input
stringlengths 1
130k
⌀ |
---|
Uthe umufi ushonele khona lapho kanti |
Uthe umufi walimala ekhanda nasemzimbeni wakhonjwa njengoshonele endaweni yesehlakalo. |
Uthe umufi wamfica elele phansi eduze kukalayini ophuzi eduze kwesitimela. Uveze ukuthi umufi ubevele eziphilisa ngakho ukudayisa ezitimeleni njengoba abizwa ngabangani ukuyodayisa naseMabhida. |
Uthe umufi washiya izingane eziyisithupha emhlabeni. |
Uthe umufi wayecelwe ngabangani bakhe ukuthi abahambise endaweni thizeni, wakhala ngophethiloli okwathi uma eyowufaka egaraji elisendaweni wathola sekuvaliwe. Uthe wadlulela ePalmview okuyilapho yena nowayeshayela babulawa kwashiswa nemoto, kwathi oyedwa abebehamba naye waphunyuka wabaleka, wafike wabazekela okwenzekile. Uthe isidumbu sikamufi umndeni usithole emakhazeni ePhoenix. |
Uthe umufi wayehlale ethi kuye ngeke aphinde amshaye. “Ngangiyisilima ukumlalela.” Uthe wayemondla uNgcobo futhi esebenzisa imoto yakhe. |
Uthe umufi wayephuthuma ukuyolungisela ukufaka isicelo sokubhalisa enyuvesi njengoba ahluleka ukuthola isikhala nyakenye. |
Uthe umufi waze wahlengwa amalungu omphakathi agcina emphuthumise esibhedlela, lapho egcine eshonele khona. |
Uthe umufi yena ubekhuza inhlamba kakhulu yikona okwenze ukuthi aze agcine edutshulwa. |
Uthe umuntu abazomthola kulo nyaka uzobonakala eziteshini okukhona kuzo iComedy Central, BET neMTV Base. |
Uthe umuntu obadayisile uLuxonic futhi akasazibambi izingcingo zabo ngenxa yesenzo sakhe njengoba sebeke bambuza ngayo. |
Uthe umuntu ofuna isikhundla kwiNFP akaye emagatsheni ayowanxusa ukuthi amvotele ngaphambi kwengqungquthela. |
Uthe umuntu ombulele akabanga nandaba nalokhu wasebenzisa isibhamu i-AK 47 nokuyisibhamu athe sinomsindo omkhulu. |
Uthe umuntu oshonele esibhedlela bamlanda ngehlahla aphinde avulwe ekhaya kodwa konke lokho akwenziwanga. |
Uthe umuntu osolwayo ngesehlo akusiye owendawo kodwa ubevakashile. Lokhu kwenza kungazeki kahle ukuthi umuzi okwatholakala kuwo u-Owethu yikubo kamsolwa noma cha. |
Uthe umuntu owayekwazi ukuzehlisa asho lapho engazange enze kahle khona, owayengumengameli wezwe ongasekho, uMnuz Nelson Mandela. |
Uthe umuzi usha nje uyise ubengekho esemakhaya ehambe ngoLwesihlanu, bambikelile ngokwenzekile wabuya indlu isishe yonke. |
Uthe umuzi wakhe owawunamakamelo amane ayehlala kuwo nezingane zakhe eziyisishiyagalombili, kwasala uhlangothi lwawo olulodwa lulengela ngasemfuleni, kwazise bakhe eduzane nawo. |
Uthe umuzi wephoyisa uyibangana nalapho bekuqashe khona unesi. |
Uthe umvalelandlini odalwe ukubheduka kweCovid-19 nyakenye umise ukuhanjiswa kwempahla eyayi-odwe abakhi besibhedlela. |
Uthe umvalelandlini umphazamise kakhulu ubeze asizwe umzala wakhe, wakhala nge-Internet athi ayibonwa ngakubo obekwenza kube nzima kakhulu ukufunda. |
Uthe uMvikeli woMphakathi kumele kuthiwe akawulungele umsebenzi emva kokuthi sekubhekwe kabanzi izinto eziwubudedengu obukhulu emsebenzini awenzayo. “Inkantolo noma inganquma, kumele kubhekisiswe ukuthi bukhona yini ubulungiswa." |
Uthe uMxolisi wabuya ngoLwesithathu waya emtholampilo kodwa kwanhlanga zimuka nomoya. Ukugula kwamqinisa waze washonela ekhaya ebusuku ngalo uLwesithathu. |
Uthe umyalele ukuthi abuyele nayo emzini wakhe ukuze ayoyibonela khona. |
Uthe umyeni wakhe ubeke amshaye kodwa axolise kube sengathi ngeke aphinde amshaye. |
Uthe umyeni wakhe uhlale ekhona futhi bayesekana. |
Uthe umyeni wakhe uma ehlangene no-Ajay Gupta babevamise ukuthi bagcine sebephikisana. |
Uthe umyeni wakhe usesimeni esibucayi esibhedlela njengoba inhlamvu yesibhamu isabhajwe esifubeni. |
Uthe umyeni wakhe uze washona eyilwa indaba yale mali. |
Uthe umyeni wakhe washona kudala, indodana yakhe iseThekwini lapho izama khona amatoho, basele bengabantu besifazane bodwa ekhaya. |
Uthe umzabalazo wawungeve umayelana namavoti kuphela kodwa ubumayelana nokufukula abantu. |
Uthe umzala wakhe ubesebenza kanzima ehlanganisa imali yokuzifundisa, enza unyaka wokuqala kwiChemical Engineering eDurban University of Technology (DUT). |
Uthe umzala wakhe ungumuntu ohluphayo njengoba eseke |
Uthe umzali kumele aqikelele ukuthi ufaka amathathu kuphela njengoba esuke ehambisana ne-wrap kwesinye isikhathi. |
Uthe umzali naye angavula necala emaphoyiseni ngoba lolu daba lubucayi luhlanganisa nokulimaza. |
Uthe umzali ozonquma ukuthi ingane yakhe ingabuyeli esikoleni kumele afake isicelo somthetho sokwenza lokho. |
Uthe umzambiya unobungozi obukhulu ngoba awunawo amaphesenti acacisayo ukuthi umuntu kumele aphuze isikali esingakanani. |
Uthe umzimba sewukhishiwe emanzini, abezimo eziphuthumayo bathola ukuthi umfanyana akasekho emhlabeni," kusho uVan Huyssteen. |
Uthe uMzolo wadubula uZolile ekhanda nasesifubeni endaweni okuhlala kuyo izitshudeni eLonesdale, ePhoyinti, ngoMeyi 21, 2018. |
Uthe umzukulu uficwe ezivalele endlini ngesinye isihlobo ebesithi silethe impendulo kumufi obesithume okuthile, umufi elele echibini legazi ebalisa. |
Uthe umzukulu ufunda uGrade 8 kwesinye sezikole eMlaza. |
Uthe umzukulu umtshele ukuthi isisu siphuphumile kodwa usalinde umbiko kadokotela omhlolile ngemuva kokushaywa kwakhe. |
Uthe umzukulu wakhe ubengumuntu ohlala ngokuthula engakhulumi izinto eziningi. |
Uthe uNaima ubeqashwe ngo-R2500 okuyimali yosuku njengoba inhlolokhono izoqhubeka izinsuku eziningi. Uthe bese bemnikile u-R1000 ezothola enye uma esefike eMlazi Cinema lapho ebezophatha khona uhlelo. |
Uthe uNair ukhombisa ukungaqodi ukuthi abucayi kangakanani amacala abhekene nawo. Uthe ukhombise nokudelela inkantolo ngokunqaba ukusebenzisana nomphenyi wecala. Udaba luhlehliselwe u-Okthoba 24. |
Uthe unalo ikhasi elinesithombe esinobuso bakhe, esinye isithombe esikhombisa amanzi ngemuva futhi elinabalandeli abangaphezu kuka-109 000. |
Uthe unalo ithemba lokuthi inkantolo izokuzwa ukukhala kwakhe abuyele emsebenzini. UNzuza useke wabuyela emsebenzini kodwa waboshwa kwathiwa wephule imibandela yebheyili. Kuthiwa imibandela ithi akumele asayine, agunyaze imisebenzi kanti akavumelekile ukuqondisa ubugwegwe kubasebenzi. Omunye umbandela uthi akangaxhumani nabantu abangofakazi benkantolo abasebenza kumasipala. |
Uthe unamakhono amaningi emculweni. Uke wacula ezingomeni zohlobo lwe-Afro house. Engomeni yakhe entsha kukhona lapho ecula khona i-hip-hop. |
Uthe uNathi waboshwa. Yena wathintwa amaphoyisa, wawakhombisa lapho bashiya khona isidumbu esatholwa singamathambo. |
Uthe unazo ezinye izingoma eziningi asezibhalile nazokhetha kuzo uma esekhipha i-albhamu. |
Uthe uNdlovu ubengusihlalo wenhlangano yabefundisi i-Alliance of Pentecoastal and Charismatic Churches of Southern Africa kwisiFunda iTheku. |
Uthe uNdlovu ubhekene necala lokubulala uMnuz Mbongiseni Zondo noNksz Funani Zondo (47) abadutshulwa eNamibia, eNanda, ngoDisemba 27, 2016. |
Uthe uNdlunkulu Irene Thandekile Audrey maMzila Buthelezi udlule emhlabeni ngoMsombuluko ekuseni ekwakhe, kwaPhindangene. |
Uthe uNdlunkulu udlule emhlabeni ngemuva kokugula isikhathi eside. |
Uthe uNdunankulu uMnuz Willies Mchunu nesigungu sakhe soNgqongqoshe bahlulekile ukushintsha impilo yabantu. |
Uthe undunankulu wokuqala kwaba nguDkt Frank Mdlalose, Dkt Ben Ngubane noDkt Lionel Mtshali, uZikalala angababalanga. |
Uthe unekilasi lokubuyekeza alisizayo elingena ngo-8 kuya ku-10 ebusuku. Abafundi bakwaGrade10, 11 no-12 bavula ngaphambi kokuthi kuvule amanye amabanga ngoba uthi usuke efuna ukuthi babe nesikhathi esanele sokubuyekeza umsebenzi wesikole ngoba isilabhasi bayiqeda ngoJuni. |
Uthe unelungelo lokuthi yena nezingane zakhe babe nophahla abakhosela kulo ngisho wayengashadanga nomufi. |
Uthe unembeza wakhe awuhambisani nalesi sinqumo esithathiwe. |
Uthe unemibuzo eminingi engaphenduleki azibuza yona njengokuthi engabe wabalekelani uyise. |
Uthe uneminyaka ewu-20 ehlala efulethini kodwa sebekhishwa ngabantu bokufika eNingizimu Afrika abeba amafulethi. Udaba lwabo lusezithebeni zeNkantolo eNkulu eThekwini. |
Uthe unengwa wukuziphatha kwazo wazibiza ngezinswelaboya. |
Uthe unenhlangano esiza umphakathi iSenamile Masango Foundation egqugquzeka abantu abasha ukuthi bathande izifundo zesayensi, ezezibalo nezokubuchwepheshe. |
Uthe unenhlanhla yokuthi usakwazi ukubona ngoba kwadingeka ukuthi odokotela bamunce i-acid emehlweni. |
Uthe unenkinga ngokuthi noSomlomo, uNksz Thandi Modise, akamazisanga ngesinqumo sakhe ukuze sizocutshungulwa. |
Uthe unenqwaba ayibekile endlini njengoba yena nomyeni wakhe besazama ukuthola abantu abazowathenga. |
Uthe unentokazi asethandane nayo iminyaka emihlanu futhi asebenendodakazi nayo uDintle. “Sisezinhlelweni zomshado” |
Uthe unesifiso sokuphinda asibhale lesi sifundo ngoba ubesilungiselele ngokwanele. Uthe yize ephazamisekile ngokuteta engakakuphothuli ukubhala izivivinyo zakhe, kodwa ufisa ukugcina esitholile isitifiketi sikamatric. |
Uthe unesifiso sokuthi unyaka ozayo kube ngowakhe ngoba sekunesikhathi agcina ukukhipha futhi ubhale ngokuzikhandla. |
Uthe unesifiso sokuxoxa nomqondisi wefilimu i-A Star is Born, uBradley Cooper ngokunjalo noSpike Lee. |
Uthe unesi wesibili okuthiwa usebenza eNetcare eMhlanga, esibhedlela sakhona kasimazi. |
Uthe unethemba elikhulu lokuthi isifundazwe sizofika ku-80% wokuphasa kuka-matric, abazibekele wona nonyaka. |
Uthe unethemba lokuthi abeluleka ngezengqondo bazobasiza abafundi abaphatheke kabi ngokushona kukazakwabo. |
Uthe unethemba lokuthi amaphoyisa azokwazi ukubuyisa uzinzo emayini futhi nohulumeni uzimisele ukulekelelana nawo. Ugcizelele ukuthi ngeke bakuvumele ukuthi isimo singalawuleki kule nkampani ngoba nangonyaka odlule benze konke okusemandleni ukuxazulula izinkinga. NgoDisemba uZikalala nethimba longqongqoshe, bavakashela kule mayini ukuyoqhubeka nezingxoxo zokuzama ukubuyisa uzinzo nokuthula. Imayini ibisivalwe amasonto amathathu, abasebenzi besaba ukuya emsebenzini ngenxa yokuhlaselwa. Imayini ivulwe ngesonto lokuqala likaJanuwari. |
Uthe unethemba lokuthi emuva kokukhonjiswa kwawo, kuzovuleka eminye iminyango. |
Uthe unethemba lokuthi iBafana izoya kwi-Afcon eCameroon ngonyaka ozayo. |
Uthe unethemba lokuthi incwadi izophuma ngo-Okthoba. Uqhube wathi ngoJulayi 26 eYMCA eMgungundlovu uzoba nomcimbi obizwa ngokuthi Amadoda in Worship & Motivation Extravaganza. |
Uthe unethemba lokuthi i-Urban Warriors izokwazi ukubuyela esigabeni esiphezulu ngokushesha njengoba kwenzeke kwiHighlands Park neLamontville Golden Arrows kumasizini edlule. |
Uthe unethemba lokuthi kothi kuyiwa enkantolo kobe sekulungisiwe konke. Uthe kulezi zinsuku azithathile ubebeke ibamba, uMnuz Musa Mbhele, ukuba liqhubeke nomsebenzi. Uthe ngoMsombuluko yiwona umkhandlu ozonquma ukuthi uphakamisa bani ukuba abambe. |
Uthe unethemba lokuthi lapho kuqala unyaka kuzofundwa ngoba izincwadi nezinsiza kufunda kuthunyelwe ngesikhathi ezikoleni. |
Uthe unethemba lokuthi lokhu kusabalalaliswa kokudla kuzokwenziwa ngendlela enesithunzi emphakathini. |
Uthe unethemba lokuthi ngokungenelela kommeli wamahhala omele uNkk Myeni, kuzokwazi ukuthi kuxoxiswane nangokubuyiswa kwesithunzi sokusebenza kwezinkantolo ukuze kungakheki isithombe sokuthi kumele kugcwanekelwe kuzona. |
Uthe unethemba lokuthi njengoba esevule icala emaphoyiseni kukhona okuzokwenzeka mayelana nalolu daba. |
Uthe unethemba lokuthi ucwaningo alwenzayo ngegciwane lesandulela ngculazi luzoveza ulwazi olusha olungakaze luvele ngaphambilini. |
Uthe unethemba lokuthi uhulumeni uzosiphendula isimo wathi uRamaphosa uzokwenza isimemezelo sokuthi uhulumeni uzongenelela kanjani. |
Uthe unethemba lokuthi ukudlala kuma-Olympic kuzomvulela amathuba emaqenjini amakhulu e-Europe. Uveze nokuthi unethemba lokuthi umqeqeshi weBafana Bafana, uHugo Broos, ngeke amzibe. |
Uthe unethemba lokuthi uMkhosi woMhlanga usazoqhubeka. |
Uthe unethemba lokuthi uMncwango uzoshintsha izinto njengoba lesi sifundazwe singakwazi ukwakha imisebenzi. |
Uthe unethemba lokuthi uzobuyela emsebenzini kuleli sonto. |
Uthe unethemba lokuthi uzofunda emaphutheni akhe, ukuze akwazi ukugcina umgqigqo omuhle. |
Uthe unethemba ukuthi uMasipala weTheku uzobasiza kakhulu ngoba eminye imikhandlu iyawasiza amaqembu angaphansi kwayo. |
Uthe unezingane eziyisithupha nabazukulu abevile ku-30. |
Uthe unezingoma eziningi ezintsha azibhalile futhi waziqopha ngeselula yakhe. |
Uthe unezinkulumo eziqoshiwe eziwubufakazi ngokwakhelwa kwakhe uzungu. |
Uthe unezinto azenza ukuchitha isizungu njengokuba uDJ kwazise wake wabonakala esikhangisweni somcimbi, kuthiwa uzodlala khona. |
Uthe uNgangezwelakhe ubavezele ukuthi unothando lomculo kamaskandi futhi unesifiso sokuthi kunandise abaculi bakamaskandi emcimbini wakhe wokugubha iminyaka engu-50, aba sesihlalweni sobuNgonyama obuzoba kulo nyaka. |
Uthe uNgangezwe uyelulama esibhedlela ngemva kokuthi engeniswe kuso ngeSonto exinwe ukugula. |
Uthe ungazikhathazi ngephepha eselibhaliwe ngoba akukho osungakwenza ngalo okunalokho gxila kulawo osazowabhala. |
Uthe uNgcobo ngeke asebenzele kwaSupply Chain Management kepha uzokuba esebenzela kwezezinhlekelele. |
Uthe uNgcobo uhole ngobuqotho elandela abanye oMengameli baphambilini abahola le nyunyana kuze kube yimanje. |
Subsets and Splits
No community queries yet
The top public SQL queries from the community will appear here once available.