input
stringlengths
1
130k
Uthe umsebenzi wokuqala wokushayela wawuthola esibhedlela oThukela, eshayela imoto yokuthutha ukudla.
Uthe umsebenzi wokusakaza wawuthola emuva kokuphekwa kolunye uhlelo ngemibuzo njengesivakashi.
Uthe umsebenzi wokwakha ugcwele abantu besilisa okuthi uma beqala ukubona umuntu wesifazane owenzayo bazitshele ukuthi uzothatha amashansi.
Uthe umseshi wecala wake waphakamisa ukuthi kuzomele kwenziwe ulibofuzo lwengane ukuqinisekisa lezi zinsolo.
Uthe umshado wabo bawuhlela kahle wabeka nemali eyanele.
Uthe umshado wabo ubhaliswe ngumfundisi obebashadisa. “Siwubhalisile eMnyangweni wezaseKhaya umshado wethu. Banazo bonke izincwadi zomshado ukuthi bangamakhosikazi ami.
Uthe umshado wabo wakhokhelwa uMngoma, ngakho lezi zigidi athi bazinikwa abakwaGupta kungenzeka ukuthi uyena owanikezwa zona.
Uthe umshana wakhe sebevele bathatha isinqumo sokuthi angabe esabuyela esikoleni ngoba akasaphephile nhlobo.
Uthe umshana wakhe ubehlala ekhaya, engasafundi.
Uthe umshayeli weloli oshayise itekisi lomkhandlu ubalekile.
Uthe umshayeli weloli, owaphuma engenamyocu kule ngozi, ubatshele ukuthi iloli yaphelelwa amabhuleki wahluleka wukuyilawula.
Uthe umshayeli weloli ubone amadoda amabili abeshaya amawindi ekotele ezicabheni zombili.
Uthe umshayeli weloli usindile kulesi sigameko.
Uthe umshayeli wenye imoto uthole imihuzukwana.
Uthe umshayeli wetekisi ubhekene necala lokushayela budedengu, elokuzama ukubulala, elokubulala ngokungenhloso nelokuzama ukubaleka endaweni yesigameko.
Uthe umshayeli weveni, otholwe ehleli ngemuva kwemoto yakhe, uxilongiwe ngabezempilo kwatholakala ukuthi ulimele kabi.
Uthe uMshengu ubezifikela ezikoleni ebezigajwe yizinkinga.
Uthe uMshoza wacela izingane njengomuntu ofuna zibenaye ngamaholidi kaKhisimusi.
Uthe uMshoza wahlangana nesoka lakhe elisha ngemuva kokuboshwa ehamba ngesivinini esiphezulu khona eHarrismith.
Uthe umshushisi akakholwanga uma ebona isithombe sikamazisi sendodana yakhe ngaphambi kokushiswa nge-acid, wathi umsolwa wayezama ukuyibulala.
Uthe umshwalense oyiwona uhlanganisa ukulungiswa kwemoto noma ishintshwe, ukukhokhelwa ngomonakalo owenze kwezinye izimoto, ukubolekwa enye imoto uma eyakho iyolungiswa nokuthola usizo uma ufelwa yimoto emgwaqweni. Uthe uma ufaka isicelo sokukhokhelwa, kumele bakusize bakululeke kahle baphendule nemibizo onayo kodwa kubalulekile ukuthi uyifundisise imigomo nemibandela.
Uthe umshwalense wawuthathela umufi ngoJulayi nyakenye ukuze imkhokhele uR30 000 uma edlula emhlabeni.
Uthe umshwalense yindlela yokuvikela imoto yakho kuwena ezindlekweni ongangena kuzo uma iba sengozini noma intshontshwa.
Uthe uMsimang wabuya ekumeleni le nhlangano wabe esejutshwa e-UK ngowayengumengameli wezwe uDkt Nelson Mandela.
Uthe umsindo omkhulu wokuduma wenzeke ngesikhathi izulu selishaya uPaki labuye ladlula sengathi akwenzekanga lutho.
Uthe umsolwa akachazanga ngesibhamu ngesikhathi emnika sona kodwa wamazisa ukuthi nguyise owasishiya kuye ngaphambi kokuthi aboshwe.
Uthe umsolwa bambophe base bemdlulisela emaphoyiseni aseVerulam.
Uthe umsolwa bekulindeleke ukuba avele eNkantolo yeMantshi yaseNtuzuma (ngoMsombuluko). Ukubulawa kukaKhalasi obesakhiphe i-albhamu eyodwa esihloko sithi Bahlekisa Ngami kukhalise inqwaba yabalandeli balo mculo kwazise uqale engumlandeli omkhulu kaMjikijelwa Ngubane, naye ongasekho.
Uthe umsolwa (isoka likamufi) bebesanezinyanga ezine kuphela bethandana nomngani wakhe. Lokhu kubulawa ngesihluku kukaNksz Mkhwanazi kushiye amalungu omphakathi eshaqekile kangangoba ngesikhathi Isolezwe lihambele umndeni izolo, bekuwudaba obelusaxoxwa abantu bekhala ngonya nesihluku abulawe ngaso.
Uthe umsolwa kulindeleke avele eNkantolo yeMantshi ePinetown.
Uthe umsolwa kulindeleke ukuthi avele enkantolo maduze uma amaphoyisa esenze uphenyo lwawo olufanele.
Uthe umsolwa kulindeleke ukuthi avele enkantolo yaseMzinto kusasa ngecala lokuthumba.
Uthe umsolwa kumanje uyajabula ngaphandle njengoba icala sekuvele ukuthi liphelile.
Uthe umsolwa oboshiwe ubejwayelene kakhulu nogogo wakhe futhi ubeke afike ukuzomsiza nomufi emkhonzile.
Uthe umsolwa okuthiwa uneminyaka engu-17 kodwa obukeka emdala kunale minyaka bambopha ezinyangeni ezimbili ezedlule ngecala lokuphanga.
Uthe umsolwa oneminyaka engu-15 kulindeleke ukuthi avele enkantolo ngoLwesibili, ona-18 kulindeleke ukuthi avele ngoLwesithathu enkantolo yeMantshi eMakwane.
Uthe umsolwa oneminyaka engu-36 uboshelwe endaweni yesehlakalo kanti kulindeleke ukuthi avele enkantolo yeMantshi yaseVerulam maduze.
Uthe umsolwa oyedwa ubalekile kwaboshwa abathathu.
Uthe umsolwa oyedwa udubuleke kabili esifubeni wafa endaweni yesigameko.
Uthe umsolwa ubekhipha imali kwi-ATM esegalaji likaphethiloli ePhoenix.
Uthe umsolwa ubekwe icala lokuzama ukubulala ingoduso yakhe, okuthiwa uyihlasele ngeledlule.
Uthe umsolwa ubeseke walaliswa esibhedlela izikhathi ezimbili ngenxa yengcindezi, waveza ukuthi uyise wengane yakhe usenengane kwenye indawo okungenye yezinto cishe emenze wavukwa yisikhwele wenza into ebuhlungu.
Uthe umsolwa ubeyihlukumeza indodakazi yakhe njengoba wayinqabela ukuba iyofuna umsebenzi ekhala ngokuthi abanye besilisa bazoyibona.
Uthe umsolwa ubuye wathatha izimpahla zakhe, wazichela ngomuthi.
Uthe umsolwa ugcinwe esitokisini sesiteshi samaphoyisa saseVerulam, uzovela enkantolo yakule ndawo engakapheli amahora angu-48.
Uthe umsolwa ulinganiselwa eminyakeni engu-36 yobudala. Waveza nokuthi uvelile eNkantolo iNew Hanover.
Uthe umsolwa ulinganiselwa eminyakeni engu-38 yobudala. Uthe umsolwa uvelile eNkantolo yaseMthunzini kuleli sonto icala lakhe lahlehliselwa isonto elizayo ukuze afake isicelo sebheyili.
Uthe umsolwa unelinye icala abhekene nalo lokushaya intombi yakhe ngenhloso yokuyilimaza okuyisehlakalo esenzeka kuleli hostela ngoJuni nyakenye.
Uthe umsolwa ungumakhelwane abangosibongo fana naye ngakho ubemthathisa okomfowabo.
Uthe umsolwa usagcwele amathafa njengoba ithimba labo lizamile ukumthungatha langamthola.
Uthe umsolwa uvele eNkantolo yeMantshi KwaNongoma ngoLwesine olwedlule. Uveze ukuthi umsolwa bekulindeleke ukuthi avele futhi namuhla.
Uthe umsolwa uvelile eNkantolo yeMantshi yaseHarding ngesonto eledlule.
Uthe umsolwa uzalwa ngumfowabo omncane kamufi, abazali bakhe sebashona. Ubehlala emzini wakubo okhona eChesterville ngaphambi kokuthi azohlala nabo ngo-Ephreli.
Uthe umsolwa uzogqunywa esitokisini kuze kushaye usuku lwakhe lokuvela enkantolo.
Uthe umsolwa waboshwa ngu-sergeant Moleme Phakoe ngoMgqibelo, wavulelwa icala lokubulala.
Uthe umsolwa walaliswa kwesinye sezibhedlela zikahulumeni.
Uthe umsolwa wambingelela izikhawu ezingaphezu kwezine ngalolo suku nokuyinto eyamumangaza. Uthe kwamkhathaza nokumbona eshanela ekhipha izibi ezaziyinhlabathi endlini. UNkk Tshabuzi uthe ngenxa yokukhathazwa wukuthi kwase kuphele izinsuku eziningi bengawuboni umndeni wakwaKhoza belokhu bebona umlisa owayeqashe khona, babona kungcono ukuthi bayobheka. Uthe kwabhodlozwa isicabha kwatholakala izidumbu zamalungu omndeni.
Uthe umsolwa wazama ukubaleka kodwa amaphoyisa ambamba.
Uthe umsuka wophenyo kwakuyindaba yemali enguR11 million okuthiwa yanyamalala ngabo-2010/2011 okuyinto abafuna iphenyisiswe.
Uthe umsulwa kuze kube inkantolo inquma ngenye indlela.
Uthe uMtetwa uvumile ukuthi uwuntshontshile umshini nokuthi wayeboshiwe phambilini. UBalram uthe amaphoyisa abophe umlisa oyinduna yenkampani egunda utshani emuva kokuthi ezame ukuvula icala lokwebelwa impahla emaphoyiseni aseVerulam. Uthe kungenzeka kuboshwe abanye abantu mayelana nalesi sigameko.
Uthe umthetho awukuvumi ukuthi kube nomhlangano leli cala lingakaphothulwa.
Uthe umthetho awusabavumeli ukuthi bandize nokuyinto efakazelwe owesifazane athe wumshayeli wendiza.
Uthe umthetho iPrevention and Combating of Trafficking in Persons Act ka-2013 uvimbela amadoda ukuthi aqhubeke nokuthwala amantombazane ngenhloso yokuwaganisa. Esinye sezizathu zokuthi ethule umkhankaso kule ndawo uthe ukufundisa abantu ngalo mthetho.
Uthe umthetho olawula ukuziphatha kwabashushisi awuvumi ukuba abashushisi baputshuzele abezindaba ulwazi, wathi abashushisi abatholakala benaleli cala bangaboshwa izandla nezinyawo.
Uthe umthethosisekelo ukubeka kucace ukuthi kumele baphenye, babikele labo abasuke bebaphenya bese bethatha izinqumo ngokumele kwenzeke.
Uthe umthethosisekelo wezwe yiwona owavala ukusetshenziswa kwenduku ngakho uma kukhona abathi ayibuye induku kudingeka baye ePhalamende banxenxe osopolitiki ukuze kubuyekezwe lo mthethosisekelo.
Uthe umthetho ukhetha iphela emasini wathi uNgqongqoshe wamaPhoyisa, uMnuz Bheki Cele, waqinisisekisa umndeni kaMbuthu ukuthi imiphumela yamasampula olibofuzo izoshesha, nebala yashesha okusho ukuthi yinto engenzeka nakwabanye.
Uthe umthetho uthi ukukhokhwa kwemali yesikole kuphakathi kwesigungu esilawula isikole nomzali wengane.
Uthe umthetho uzoqina kwabashayela bephuzile ngoba izingozi zidla uhulumeni imali enkulu uma sekufakwa izicelo zenkokhelo kwiRoad Accident Fund.
Uthe umthetho wesondlo ochitshiyelwe, iMaintenance Amendment Act, wango-2015 oqale ukusebenza ngo-2018, uyakucacisa ukuthi labo abazozama ukubalekela ukondla yize kubonakala ukuthi bayasebenza noma banendlela esemthethweni abenza ngayo imali, bangazithola sebesobishini lezikwetu igama labo selingcolisiwe, bengasakwazi ukwenza isikweletu noma baboshwe bagwetshwe iminyaka emithathu.
Uthe umthetho wewashi okungu- 9 ebusuku kuze kube ngu-4 ekuseni okuyizikhathi abantu abangaba ngaphandle ngazo, kumele kuqikelelwe ukuthi wonke umuntu uyawuhlonipha.
Uthe uMthethwa ubengungqongqoshe wokuqala ukwakha inhlangano eyodwa emele yonke imikhakha embonini yezobuciko, iCCFSA.
Uthe uMthethwa umise izinhlelo zokuyobona umndeni ngoba unina ka-Anele uneCovid-19, okwenze kwahlehla nomngcwabo.
Uthe uMtolo ubatshele ukuthi bahlaselwe nomdeni wakhe ngesikhathi bengenela emgwaqweni oku-ward 5, eLindelani.“Sifuna amaphoyisa noKlebe ukuba baphenye baze bafike ezimpandeni kulolu daba, ukuze kwenzeke isiqiniseko sokuthi buyenzeka ubulungiswa.
Uthe umufi bamgcina ngoLwesihlanu eya eKrankskop.
Uthe umufi ngaphambi kokuba azihilele uthume elinye ilungu lomndeni elineminyaka engu-20 ukuba liyothenga ugesi wekhadi wasendlini, wasala wazilengisa.
Uthe umufi (Nksz Ngubane) ubememeza esho nokuthi uyise akusiye lo muntu umphakathi ocabanga ukuthi uwuyena, ngakho bangamshiyi naye.
Uthe umufi oneminyaka engu-62 utholwe enamanxeba okudutshulwa amathathu esifubeni, wathi kulesi sigameko kunabasolwa abathathu ababoshiwe abaneminyaka ephakathi kwengu-35 no-51.
Uthe umufi ubekhuthele, eshesha ukubamba izinto ezimaqondana nomsebenzi kamasipala, ebambisene kahle nabo bonke abantu, sekungathi kade waqala ekubeni efike ngo-2016.
Uthe umufi ubenamanxeba okudutshulwa ekhanda nasemzimbeni.
Uthe umufi ubenamanxeba okudutshulwa emzimbeni kanti uhlonzwe njengoshonele endaweni yesigameko.
Uthe umufi ubenengane eneminyaka eyisikhombisa, ebesekufana nokuthi eyakhe uNkk Myeza ngenxa yokuthi unina ubehlala ngokujahwa yisoka limlande ngenkani kubo.
Uthe umufi ubengasayikhokhi irenti ngoba ethi ulindela ahlala kuwona okahulumeni futhi uselinde ukuthi kuphume indlu yakhe yomxhso.
Uthe umufi ubengasebenzi futhi engafundi ehlala ekhaya.
Uthe umufi ubengasebenzi kodwa unezingane ezimbili zabafana ezihlala eGoli. Uthe yize amaphoyisa evule icala, ukuboshwa kwabathintekayo kulesi sigameko ngeke kubasize kakhulu ngoba ngeke usabuya umphefumulo kamufi.
Uthe umufi ubengumuntu okhonze isonto, ushone nje ubesenkonzweni ngoMgqibelo waphuma khona waya emhlanganweni weqembu.
Uthe umufi ubengumuntu othulayo akamkhumbuli nangelilodwa ilanga exabana nomuntu.
Uthe umufi ubesebabenzele unyaka nezinyanga ekhetha izinsuku, eza ngoMsombuluko, uLwesithathu nangoLwesihlanu engena ngo-7:30 ekuseni ephuma u-4:30 ntambama.
Uthe umufi ubesondelene nomholi weNFP, uNkk Zanele Magwaza Msibi.
Uthe umufi ubeyedwa kwehla lo mshophi futhi bafike endlini izinto zisenjengoba bezishiye zinjalo ekuseni, ukhiye uNksz Ndlovu angena ngawo ulenga esicabheni.
Uthe umufi ubeyiLungu lePhalamende kusukela ngo2014. Wabuye waba yilungu loMkhandlu kaZwelonke weziFundazwe ngaphambi kokudlulela kwiNational Assembly nyakenye.
Uthe umufi ube yiphoyisa kusukela ngo-1990 waze washona esawenza lo msebenzi.
Uthe umufi udutshulwe yiphoyisa ebelihamba naleli elingumakhelwane, Isolezwe elinalo igama lalo. Kuthiwa ngesikhathi kufika umndeni endaweni yesehlo, belisasiphethe isibhamu.
Uthe umufi, uMnuz  MacMillan Oliphant, ucele lo wesifazane obekhulelwe ukuba ambilisele amanzi ukuze ageze.
Uthe umufi uphuthunyiswe esibhedlela washonela khona ngoba ubelimele ekhanda emuva kokudutshulwa.
Uthe umufi ushiye emhlabeni odadewabo ababili nabafowabo abane. Ubengenangane futhi engenaye ahlekisana naye.
Uthe umufi ushiye ingane yakhe eneminyaka emibili kuphela.
Uthe umufi ushiye izingane zakhe ezine okukhona kuzo neneminyaka engu-9.
Uthe umufi ushona nje kwase kuyihlandla lesibili bemzama okwenzeke esikhathi esiyinsuku ezintathu kuphela.