input
stringlengths
1
130k
Uthe umkhandlu kumele uchaze ukuthi kungani ngesabelomali esedlule usebenzise u-40% kuphela wemali obuxhaswe ngayo.
Uthe umkhandlu ubathembise ukuthi ngoLwesihlanu oluzayo uzobaphendula ngozokwenza.
Uthe umkhandlu unaso isabelomali esilekelela izinhlelo zamaciko.
Uthe umkhandlu usabalalise izijumbana zokudla eziwu-23 000 bese kuba amavawusha okudla anikwe amakhansela asezindaweni ezinezitolo ezinkulu zokudla ukuze anike abadonsa kanzima.
Uthe umkhandlu wabo usemkhankasweni onzima wokufuqa intuthuko kubantu.
Uthe umkhandlu wabo uzibophezele futhi ukuthi uthuthukise umnotho wesifunda sabo njengoba sebesungule uhlaka olubizwa ngeZululand District Agency oluholwa nguMnuz Bongani Sibiya.
Uthe umkhandlu wabo wakhiwe ngamakhansela angu-78, amele abantu abangaphezu kuka-600 000. “Lo mkhandlu ngowenu mphakathi, yinina abanikazi balo mkhandlu thina njengamakhansela siyizisebenzi zenu.”
Uthe umkhandlu wenza konke okusemandleni ukuzama ukukhulisa umnotho ngalesi sikhathi esinzima.
Uthe umkhandlu wezitshudeni uzofaka isicelo sokuhlangana nomphathi wakule nyuvesi ngokusemthethweni.
Uthe umkhandlu wongqongqoshe ababhekelele iCoronavirus kuleli, iNational Coronavirus Command Council (NCC) basabonisana ngalokhu, wathi namhlanje iNCCC izobe ibonisana nabaholi bezifundazwe mayelana nokuthi abantu bayayilandela yini imigomo ebekiwe.
Uthe umkhandlu wongqongqoshe wagunyaza i-timetable ka-matric ngoMeyi 2021, kodwa ngeledlule uNgqongqoshe wezokuBusa ngokuBambisana neziNdaba zoMdabu uDkt Nkosazana Dlamini Zuma, wamemezela ukuthi ngoNovemba 1 kuzoba nokhetho.
Uthe umkhankanso wokuhlola amabhasi namatekisi azothwala izintombi uqale ngoMsombuluko, izolo ongqongqoshe bebesemahhovisi oMnyango wezokuThutha, eMdloti.
Uthe umkhankaso uyindlela yabo yokuhloniphga bonke abesifazane.
Uthe umkhankaso wabo kade waqala manje sebelinde ingqungquthela.
Uthe umkhankaso wabo kade waqala njengoba ethe bebeqhubeka nokunxenxa abantu ukuthi babavotela ngisho nangesikhathi kusenongabazane ukuthi lolu khetho luzoqhubeka.
Uthe umkhankaso wabo uzoqhubeka kuze kube uJanuwari wonyaka ozayo futhi banamathimba azongena ephuma ekhuthaza abantu ukuthi bagome.
Uthe umkhankaso wakhe owokukhuluma nabantu besezindlini, akudingeki ukuthi abantu basondele ngoba lokho kungenza leli gciwane lisabalale.
Uthe umkhankaso wakuleli wehlukile kancane kunalowo wase-America osuswe ukubulawa kukaMnuz George Floyd ngamaphoyisa akhona, okuyinto evamile ukwezeka kuleliya lizwe.
Uthe umkhankaso wokuba asuswe esikhundleni waze wafinyelela kuZuma njengoba babethutha izindaba ezingelona iqiniso ngaye.
Uthe umkhiqizo onale nkinga uqale eKapa lapho wenziwa khona nyakenye wase usatshalaliswa nezwe lonke.
Uthe umkhuba wokudliwa komhlaba ungcolisa igama ledolobha ngakho kumele unqandwe.
Uthe umkhuhlane akufanele ubizwe nge-“swine flu” ngoba yona itholakala ezingulubeni.
Uthe umkhuhlane i-A(H1N1) uqale ukuvela ngo-2009 kodwa manje sekuwumkhuhlane wenkathi yonyaka ovame ukuba khona ngesikhathi sasebusika futhi welashwa njengeminye imikhuhlane.
Uthe umkhuhlane usabalala ngokushesha futhi uphatha bonke abantu kungakhathalekile ukuthi baneminyaka emingaki.
Uthe umkhuleko uwodwa kawenele yingakho bethi kumele bonke abathole amathenda okuthenga izinsiza zokuzivikela baziwe kanjalo nabantshontshe imali okwakuhlelwe ukuthi itakule abampofu osizini badalulwe, umphakathi wazi ukuthi bangobani. Abenze okungalungile baboshwe badalulelwe umphakathi ukuze bangabi nendawo yokucasha emphakathini. "Uhulumeni uboleke imali eningi ukuze asindise imiphefumulo kodwa isetshenziswe ngabathize ukuze bazicebise. Ngabantu abanjani ababeka engcupheni impilo yabanye abantu ngokuthenga izinto ezingekho ezingeni. Bayazi ukuthi ngesenzo sabo kungenzeka umuntu obekumele aphephiswe yizinsiza athole igciwane okungenzeka limbulale kodwa bayaqhubeka,” kusho yena.
Uthe umkhumbi wokugcina osuke kuleli ngoMsombuluko, uzobuyela ngoLwesihlanu. Bayazi ukuthi isinqumo sinzima kanjani kuwo wonke umuntu kodwa bekumele balalele umyalelo kaMengameli Cyril Ramaphosa.
Uthe uMkhwanazi ubambe elikhulu iqhaza empumelelweni yengqungquthela ebibheka ubugebengu esifundazweni.
Uthe umkhwenyana uze wahamba besathandana futhi behlala ndawonye eThekwini, waze wabuyela eShowe ngo-Okthoba ngoba eseqede umsebenzi ayewenza. Umkhwenyana ushone ngasekuqaleni kwenyanga kade beshade ngayo le nyanga ngonyaka odlule.
Uthe uMK uzobonakala esebenzisana nomsebenzi omdala ematekisini uSgegede.
Uthe uMlaba wakulwela ukuba ubukhosi buthole ukuhlonipheka obukufanele ngeminyaka yo-1990.
Uthe umlando abanawo ukhomba ukuthi emuva kokuhamba kukakhokho wakhe amabhunu abe esebeka abakwaZondo esihlalweni sobukhosi.
Uthe uMlangeni ubengasabi ukukhuluma ngalokho ayekucabanga ukuthi akuhambi kahle, futhi engakaze alahlekelwe wubuntu.
Uthe umlawuli uvumile ukuthi wadlulisa amaCV abantu kwandabazabantu kodwa waphika ukuthi waba nesandla ekuqokweni kwabo.
Uthe umlilo ubusha ubuhanguhangu kwasha yonke into ebingaphakathi.
Uthe umlilo ubusuthe ukwehla njengoba bese kusha amagumbi amabili kuphela.
Uthe umlilo uqale eduze kwakubo okumenze wasola ukuthi wokhelwe umuntu obedlula ngendlela.
Uthe umlilo wamaloli uthungeleke nasemapulazini kaphayinaphu, isepulazini elinesiqiwu nakwelezinkomo yingakho usha ubuhanguhangu.
Uthe umlimi akazothola ivawusha engaphezu kukaR50 000 kuncike ezindlekweni zakhe, kanti izotholwa yilabo kuphela abafaka izicelo.
Uthe umlimi ukuze afake isicelo kumele okungenani abe nezinyanga ezingu-12 ewumlimi.
Uthe umlinde amasonto amabili ezitshela ukuthi uzofika azoxolisa, wangafika kwaze kwaba unquma ukumvulela icala. Uthe kunalokho unqume ukuthi abuyele eGoli emsebenzini
Uthe uMmabatho uzohlala nonina wakhe omncane ngoba unina engasekho njengoba uGracious bamkhulisa bobabili noJacobeth.
Uthe ummangalelwa nguye uyise wengane futhi weza emngcwabeni kodwa bebengasakhulumisani.
Uthe ummeli wakhe, u-Adv Piter Botha, ubesabeka izizathu ezifanayo nalezo ayezibeka ngesikhathi kusaqulwa icala futhi ubufakazi busakhomba yena uVan Breda ngalesi sibhicongo.
Uthe uMminele ubeyisikhulu sokuqala esimnyama e-Absa ngakho akufanele kuthulakale njengoba ehamba isigubhukane.
Uthe umncintiswano ukwenza ukuthi uhlale ucabanga amasu amasha okuqoqa nokukhuthaza abafundi.
Uthe umndeni kaGigaba ukhathazekile ngokugcwala kwale video ezinkundleni zokuxhumana kodwa uyameseka ngoba usukwamukele ukuthi kunabantu abafuna ukumdicilela phansi.
Uthe umndeni kawufuni ukuphawula ngalolu daba, uzolinda uNksz Sibiya alulame ukuze achaze kabanzi ngokumehlele.
Uthe umndeni ufuna ukufihla emakhaya kodwa yena ufuna ukufihla eThekwini.
Uthe umndeni uhlela ukufihla ngoMgqibelo kodwa amathuna bekungakashiwo ukuthi kuzoba yimaphi, kuzoba nenkonzo yesikhumbuzo ngoLwesine eThekwini Community Church (ECC) lapho uLanga ebebuye abe wumfundisi khona.
Uthe umndeni uhlela ukufihla uNcamisile ngeSonto kodwa bakhathazekile ngokuthi isidumbu sakhe asikahlolwa kuze kube yimanje.
Uthe umndeni ukhathazeke kakhulu ngokushona kwendodakazi yabo ngalolu hlobo ngoba bese bethembile ukuthi izoqeda izifundo zayo isebenze ikwazi ukondla ekhaya.
Uthe umndeni ukhathazekile ngabamaphephandaba abalokhu bebhala ukuthi wake waboshelwa ukufa kukaMagaqa yize kwaziwa ukuthi amacala ahoxiswa kudala kuye.
Uthe umndeni umnqabelile uma efuna ukuvulela isoka icala wathi luzolungiswa udaba. Ngosuku lwesigameko uNksz Ngcobo uthe kwafika isoka lihamba namaphoyisa amaningi ehlome ngezibhamu ngezithuba zawo 7.30 ekuseni. Uthe amaphoyisa ayelinganiselwa kwayisikhombisa amanye asala emnyango.
Uthe umndeni usebumnyameni ukuthi kungani umufi ebulewe.
Uthe umndeni uyalele yena ukuthi akhulume nabezindaba njengoba usakhungathekile ngokuwehlele.
Uthe umndeni uzilile kodwa ubungaza impilo yomrepha.
Uthe umndeni uzodalula izinhlelo zenkonzo yesikhumbuzo nokufihlwa kwakhe ngokuhamba kwesikhathi.
Uthe umndeni uzokhipha isitatimende ngokuqhubeka kosuku ngezinhlelo zokufihla.
Uthe umndeni wabo unamalungu angu-16 kubalwa nezingane ezingu-10.
Uthe umndeni wakhetha ukungawabikeli amaphoyisa ngaleso sikhathi wakhuluma nabafana bacelwa ukuthi bangaphinde ‘badlwengule’ ukhokho.
Uthe umndeni wakhe udlala indima enkulu kwimpumelelo yakhe ngokumeseka, kusukela kubazali kuya kumfowabo.
Uthe umndeni wakhe ulale ehholo lesikole iSea Cow Lake ezipontshini bembathe izingubo zokulala abanikelelwe zona.
Uthe umndeni wakhe umeseke kwaze kwaba sekugcineni kubalwa nesizwe saseMadungeni.
Uthe umndeni wakhe uyasaba ngoba awazi ukuthi laba bantu bangase babuye yini.
Uthe umndeni wakhe uyile kuthisha, wavuma konke washo nokuthi ipasi walithenga ngoR500 wabe esemthathela umshwalense kwaSanlam, kwathi emva kokuvuthwa wabe "useyambulala".
Uthe umndeni wakwaGupta uwujwayele njengabo bonke abanye abaholi bezombusazwe.
Uthe umndeni wakwaGupta wasebenzisa imali eyayitholakale ohlelweni lweVrede Dairy Farm ukwenza isiphihli somshado
Uthe umndeni wakwaZuma mkhulu kabi futhi awusokoli neze, kuphilwa kahle akekho umuntu olambayo khona.
Uthe umndeni womgibeli babonane nawo beyobhalisa isitatimende kodwa abakhulumanga okuningi.
Uthe umndeni wonke usashaqekile namanje. Okwenza izinto zibe nzima nakakhulu wukuthi abakwazi nokuthatha isidumbu sakhe basiyise ekhaya ukuze bayombeka ngendlela ngenxa yeCocid-19.
Uthe umngani kamufi wamphelezela ngoba kwase kuhwalele wayomgibelisa ibhasi. Uthe wakuqinisekisa ukuthi uligibelile ibhasi ngaphambi kokuthi agoduke kodwa ngakusasa bathukile ngesikhathi kufika isoka lakhe lizobika ukuthi akazange afike ekhaya. “Kuthe silalele umsakazo ngosuku lokhetho sezwa ukuthi kutholakale isidumbu sowesifazane emfuleni sesonakele nokuyilapho esigcine sesithole ukuthi ngesakhe. Sisadidekile ukuthi yini eyayingenza atholakale kwa-E ngoba indlela esuka lapha ekhaya iya lapho ayeya khona yayingadluli khona. Siyafisa ukuthi amaphoyisa aphenye kabanzi ukuze kutholakale ukuthi kwenzekani kuyena.”
Uthe umngani kaVela abebhukuda naye uthe bebebhukuda bonke okuthe uma evula amehlo emva kokushaywa yigagasi, wambona esephakathi kwezangoma nazo ebezisolwandle kwaba ukumuka kwakhe.
Uthe umngcwabo wesishoshovu somzabalazo uMnuz Andrew Mlangeni uzoba sezingeni loMbuso.
Uthe uMngoma nje umuntu onamanga kabi ngoba waqamba amanga nangoyise ayethi ucebile.
Uthe uMngomezulu ubehlala ePhoenix, wathi kusenzima ukuya kule ndawo yize benekhaya khona ngenxa yokusaba ukwenzakaliswa.
Uthe umnikazi wesitolo unqabile ukumshintshela wathi akakhiphe enye imali athenge impuphu kabusha.
Uthe umnikazi womuzi ubengekho ngesikhathi amaphoyisa esesha kodwa uphenyo luyaqhubeka ngalolu daba ngoba kubuye kwatholakala uR179 200, i-AK47 nezibhamu ezincane.
Uthe umnikelo wale nkampani ekhiqiza izimpahla zokuzivikela uzoba wusizo olukhulu.
Uthe umnotho awukwazi ukukhula uma abantu bengayongi imali futhi bengathengi impahla eyenziwe ekhaya.
Uthe umnotho kudingeka wakhe amathuba emisebenzi ukuze intsha ithole imisebenzi.
Uthe umnotho ozokwakhiwa ngemuva kokuvalwa kwezwe kumele 'uphendule' lo mbuzo ngokuqashwa kwabantu bakuleli, kuphinde kubekwe imigomo emisha ngokuqashwa kwabantu.
Uthe umnotho untekenteke futhi osomabhizinisi bayasokola ngenxa yomthwalo wentela.
Uthe umnotho wakuleli wehle kakhulu. “Kucace bha ukuthi sihlangana ngesikhathi lapho isimo sezomnotho singesihle kahle. Umnotho wethu awenzi kahle uma kubhekwa kwamanye amazwe. Kusukela ngo-1994 sithola inkululeko, umnotho uwukho kahle. Lokhu kungaba yimbangela yokuthi sinomlando onjani njengesizwe. Lokhu kumele sikushintshe,” kusho uRamaphosa.
Uthe umnqamulajuqu wokuhlalisa izingqungquthela wawungo-Agasti 31 nyakenye wathi isigungu esiphezulu sale nhlangano esanquma ukuthi zingabe zisahlala izingqungquthela
Uthe umntwana wakhe uke wahlukunyezwa ngenye ingane ngonyaka odlule kodwa nalokhu kwanganakwa yize akubika kuthisha owayeyifundisa ekilasini.
Uthe uMntwana waKwaphindangene unxuse umphakathi ukuba ubekezelele uhlelo olusenkantolo luphothulwe ukuze kwenziwe ubulungiswa.
Uthe uMnuz Mokonyane udlule emhlabeni eJohannesburg Hospital ngemuva kwesikhathi esingangenyanga exinwe ukugula.
Uthe umnyango awumfuni umuntu oyigwala futhi okhohlakele.
Uthe umnyango awunalo ulwazi olujulile oluthinta ezomthetho. Usihlalo weNdlu yabaHoli boMdabu KwaZulu-Natal, inkosi Phathisizwe Chiliza, ugxeke uhulumeni ngokuqhelisa abaholi bendabuko ezikoleni nomphakathi jikelele.
Uthe umnyango kumele ulungise izimo zokufunda nokufundisa, hhayi ukugxila empilweni nokulusa othisha.
Uthe umnyango kumele wazi ukuthi kuyogxekwa wona uma kubekeka engcupheni impilo yabafundi nothisha.
Uthe umnyango ngeke uze ukwazi ukubhekana nalesi simo uwodwa kodwa uzodinga ukubambisana nabazali nabaholi bomdabu.
Uthe umnyango ngeke uzibekezelele izenzo ezifana nalezi.
Uthe umnyango ngeke wakhe kabusha isikole esishiswe ngamabomu.
Uthe umnyango njengomqashi unesibophezelo sokuthi wakhe isimo esiphephile sokusebenza kwawonke wonke yingakho begqugquzela ukuthi kugonywe.
Uthe umnyango ubanike isiqinisekiso sokuthi uzobuyekeza umgomo wawo kulabo basebenzi abasiza umphakathi mayelana nokungasetshenziswa kwamaselula ukuze uqiniswe lo mgomo.
Uthe umnyango ubanyusele ngoR750 abangenazo iziqu kwathi abaneziqu wabanyusela ngoR1250.
Uthe umnyango ubeka phambili umgomo wokuthi umuntu umsulwa uma engakalahlwa ayicala. Unxuse bonke abasebenzi ukuba babambisane namaphoyisa ophenyweni.
Uthe umnyango ubuzibekele ukuthi uzohlola abantu abangu-3.9 million phakathi kuka-Ephreli no-Okthoba kulo nyaka okugcine ngokuthi kuhlolwe abangu- 1.9 million.
Uthe uMnyango ukhethe ukuthi ukubuyela ezikhngweni ukuhlukanise ngokwezigaba.Njengoba izwe lizongena ezigabeni sesithathu sikathaqa, wu-33% kuphela wabafundi abazovunyelwa ukubuyela ezikhungweni zemfundo.