input
stringlengths
1
130k
Uthe umnyango unezinhlelo ezehlukene zokusiza abafundi ukuthi badlulele emakilasini alandelayo, njengohlelo lokududula abafundi abafanele. Uthe lolu hlelo lwenziwa ngisho umfundi esekwaGrade11.
Uthe umnyango unezinhlelo zokuthuthukisa izindawo zasemakhaya esifundazweni kanti seluvele luphothuliwe uhlelo lokunisela eHlathinkulu, Tugela, Indumo naseNsuze. Kulo nyaka isabelomali somnyango esethulwe ngungqongqoshe singuR2,4 billion.
Uthe umnyango uphakamise ukuthi othisha bavule ngoJanuwari 25, bese abafundi basemabangeni aphansi baqhubeke bavule ngoJanuwari 27.
Uthe umnyango usacubungula ukuthi umonakalo odalekile ungalungiswa ngamalini.
Uthe umnyango usalindele imvume yokuba basebenzise omunye uR831.6million.
Uthe umnyango usebenza ngokungakhathali ukuqinisekisa ukuthi amacala alolu hlobo ayasukunyelwa. Uthe ukuthathwa kwesinqumo sokumiswa kukathisha kwenzelwe ukuze kuphenywe ngoba izenzo ezifuze lezi zilimaza abafundi ziphinde zehlise nezinga lokuphasa.
Uthe umnyango usebenzise uR737 million ngokulungisa futhi wakha imigwaqo emidala namabhuloho kumasipala, uMzinyathi onyakeni wezimali u2020/21.
Uthe umnyango usujube izikhulu eziphezulu ukuba ziyolekelela umndeni.
Uthe umnyango usukhiphe izikhala zothisha abangu-20 00 abazosiza uma kwenzeka kuba nothisha abangakwazi ukuya esikoleni ngenxa yokuthi izifo abanazo zingababeka engcupheni yokuthi bayithole kalula iCorona.
Uthe umnyango usuzame izindlela ezehlukene ukuvimbela izinto ezingekho emthethweni ukuthi zingene kuleli jele.
Uthe umnyango uthole izicelo ezevile ku-5 million zabantu abasha abafisa ukuthola amatoho ngaphansi kohlelo lukamengameli lokusiza intsha ekutheni ithole amakhono ezikoleni, iPresidential Youth Employment Initiative (PYEI). Ukufakwa kwezicelo zabafisa ukuqashwa kulolu hlelo kuvulwe ngoSeptemba 27. Umnyango unezikhala ezingu-287 000
Uthe umnyango uxhumane nezikhulu emingceleni yokungena kuleli, emachwebeni nasezikhumulweni sezindiza ngalolu shintsho, wathi izingane zakuleli kusazodingeka ukuthi ziveze lezi zincwadi kulezi zindawo uma ziphuma kuleli kanjalo nezingane zabasemazweni angaphandle ezingahambi namuntu, ngokulawulwa umthetho obhekelele izingane, iChildren’s Act.
Uthe umnyango uyayiqonda into ekhathaza abasebenzi kanye nomphakathi osebenzisa isibhedlela.
Uthe umnyango uzimisele emsebenzini wawo futhi akukho abazokufihla njengoba bezoqhubeka bakubeke obala okwenzekayo. Ngokwezibalo ezidalulwe wumnyango okwamanje bangu-675 abathethelekile kanti bangu-219 abasebenzi kuthi abawu-456 kube yiziboshwa. Asebeluleme bangu-133.
Uthe umnyango uzolwenza uhlelo lokubhekela abadala abahola impesheni nabakhubazekile. Uthe okunye okwenziwa wumnyango wukuthi babheke ukuthi imishini engasetshenziswa umuntu engaphakathi kule sikhungo ngeke yini ibe yimpendulo yokunciphisa olayini abade ezikhungweni zamalayisensi.
Uthe umnyango uzoqhubeka nokusiza labo abafuna ukufunda ezikhungweni zemfundo ngohlelo lweKhetha ukuze bakhethe iziqu abazozenza.
Uthe umnyango uzoziqapha ngeso lokhozi izindleko zokwelulwa kwesikhathi sekhomishini, ukuqinisekisa ukuthi azimbi eqolo.
Uthe umnyango wakhe sewubheke izindawo okukholakala ukuthi ziyizizinda zodlame langokobulili okuzoqiniswa khona imikhankaso ekulweni nalesi sihlava.
Uthe umnyango wakhe ukhiphe izindawo eziwu-10 000 ukuze kwakhiwe imizi kuzona.
Uthe umnyango wakhe unesabelomali sikaR2.4 billion kodwa wathi asanele ukumelana nezingqinamba ababhekene nazo.
Uthe umnyango wakhe usizana namaTVET ukulungisa izindawo zabafundi ezikhona.
Uthe umnyango wakhe usuthumele ithimba eliyolekelela umndeni nomphakathi wakuleya ndawo.
Uthe umnyango wakhe uyazibophezela ukuqhubeka nokusebenzisana nabeThemba Disability in Action futhi uzinikela ukulekelela ngezinto ezidingekayo ukuqhuba umsebenzi omuhle.
Uthe umnyango wakhe uzolwa nokusocongwa kwamakhansela nabaholi bomphakathi njengoba kubhekwe okhethweni lomasipala ngo-2021.
Uthe umnyango wakhe uzoqhubeeka nokusiza basebenzi nokuthi bathole imali ye-Unemployment Insurance Fund (UIF) kulesi sikhathi okuyisikhwama esahlinzekwa uhulumeni ukuze kusizakale abasebenzi kulesi sikhathi seCovid-19.
Uthe umnyango wakhe uzoqhubeka nokukhipha izexwayiso uma amathimba ezinhlekelele esehlole umonakalo esifundazweni.
Uthe umnyango wakhe uzoxhumana nomasipala baqinisekise ukuthi umndeni uthola usizo.
Uthe umnyango wakhe uzoyibuyekeza eminye imithetho, njengokuthi noma ngabe owesifazane wadlwengula eminyakeni engu-20 edlule, angakwazi ukuvula icala.
Uthe umnyango wakhohlisa abazali nesizwe ngokuthi zonke izikole esifundazweni zikulungele ukubuyisa abafundi.
Uthe uMnyango waManzi neNhlanzeko nawo uzothunyelelwa umbiko ngalolu daba ngoba nawo uwahlolile amanzi ukuthi asehlanzekile yini.
Uthe umnyango wathatha isinyathelo ngosuku udaba olwabikwa ngalo kuwona.
Uthe umnyango wawungaphansi kwengcindezi ukukhipha iziguli ngenxa yezizathu zepolitiki. Uthe wazama ukunxenxa izikhulu ukuba zingasuswa iziguli lapho zazikhona.
Uthe umnyango wawuthembise ukuletha inkwali ngoLwesihlanu ukuze kuqale ukulungiswa komgwaqo kodwa lokho akwangenzeka.
Uthe uMnyango wezaManzi nokuThuthwa kweNdle ezweni lonke wona ubanike amathangi angu-1 000, njengoba kuliwa neCovid-19.
Uthe umnyango wezeMfundo ePhakeme uzoqhubeka nokuxhasa izitshudeni ngokufanele.
Uthe uMnyango wezeMfundo esifundazweni ungaphansi kwengcindezi yokuthi uthenge izinsiza zokuzivikela zezikole nokuthi lezi zinsiza zihlale ziyisibalo esenele ezikoleni.
Uthe uMnyango wezeMfundo esifundazweni wenze konke okusemandleni ukuqinisekisa ukuthi zonke izinsiza zokulwa ne-Covid 19 ziyathunyelwa ezikoleni ngaphambi kokushaya kwesikhathi sokufika kwabafundi.
Uthe umnyango wezemfundo unemali engenele wathi bazonxenxa ukuthi imali ezofakwa isize enkingeni yokulwa nokungaphephi ezikoleni kanjalo nodaba lwezokuthuthwa kwabafundi.
Uthe uMnyango wezeMfundo yiwo okumele uphawule.
Uthe umnyango wezempilo eGauteng sewuqalile wathatha onompilo abangu-9000 wabafaka ngaphansi kwawo. Uthe ezinye izifundazwe nazo zizolandela.
Uthe uMnyango wezeMpilo ufikile uzobheka isimo okuhlala kuso izindela kodwa ubungakawubuyisi umbiko, uyathemba ukuthi uzobika namuhla.
Uthe umnyango wezokuBusa ngokuBambisana nezoMdabu ubike ukuthi kudingeka usize omasipala abangu-48 abadonsa kanzima.
Uthe uMnyango wezokuHlaliswa kwaBantu KwaZulu-Natal usuqoke osonkontileka abami ngomumo ukuthi basize ngezimpahla zokwakha nokuthi bavuse imizi ecekeleke phansi.
Uthe uMnyango wezokuThutha unenqwaba yezinhlelo zokubamba abasebenzi abagwazisayo. Uthe umnyango ufuna ukukhipha wonke amazambane abolile ezikhungweni ezikhipha amalayisensi okushayela.
Uthe uMnyango wezoLimo, owezeMfundo nowezokuThutha inezinhlelo zokuthuthukisa abantu besifazane.
Uthe umnyombo ophambili wokusabalala kwaleli gciwane ngesivinini e-Eastern Cape ukuhanjelwa kwemingcwabo. Kuzokhumbuleka ukuthi njengoba kuvalwe izwe kuvumelekele abantu abawu-50 kuphela emngcwabeni kanti uhulumeni usenxuse abantu ukuthi bangayi kuyo uma singekho isidingo.
Uthe umnyombo wokungazwani kwakhe neDA ngukuthi ngesikhathi kuvulwa umhlaba eduzane nenkaba yedolobha, njengemeya waphakamisa ukuthi usetshenziselwe ukwakha imizi okungahlala kuyo abantu boHlanga.
Uthe uMogoeng unelungelo lokuphawula ngendlela aphawule ngayo uma engasekho kulesi sikhundla akusona.
Uthe umokalalo awubanga mubi endlini ahlala kuyo kodwa ukhala uyazithulisa ngemjondolo abeqashise kuyo njengoba ebeziphilisa ngayo.
Uthe uMosimane angahamba kwiSuperSport uKlate waphenduka insika ngaphansi kobuholi bukaGavin Hunt adle naye izicoco zeligi ezintathu amasizini elandelana.
Uthe uMoss akashongo ukuthi izinkinga zakhe zingase zilunge nini,
Uthe uMothibi uthathe amasonto ayisithupha esekhempini elungiselela iComrades obekungeyesibili eyigijima.
Uthe uMoyane angenza noma ngabe yini njengoba emsabisa ngokumyisa enkantolo ngakushilo ngaye.
Uthe umoya obunamandla yiwona obhebhethekise umlilo oshise imijondolo eminigi.
Uthe umoya wakhe kumele ungapheli kubantu, wathi ufanele ukuhlonishwa anconywe nangempilo ayiphilile kwaze kwaba sekugcineni.
Uthe uMpanza akanalo ilungelo lokummisa emsebenzini, wengeza ngokuthi ubuholi besifundazwe kuphela obungakwazi ukummisa.
Uthe umphakathi namakhosi balujabulele kakhulu lolu hlelo.
Uthe umphakathi ubukhathele wukuhlukunyezwa yinkosi ngakho umphakathi usishayele ihlombe isinqumo sikahulumeni sokwehlisa inkosi esihlalweni.
Uthe umphakathi unenselelo yokungasebenzi kanti ukuvela kwalezi zindaba, kuwuhlomulisile umphakathi ikakhulu abadayisi ngenxa yenqwaba yabantu abebethutheleka endaweni. Uveze ukuthi bazolanda uhulumeni ukuza nezinhlelo ezingahlomulisa umphakathi, wathi ochwepheshe abazohlola indawo bathembise nokuthi bazosale sebebheka nezindawo ezinamanzi phansi angasiza umphakathi njengoba ubhekene nenselelo yawo.
Uthe umphakathi ungabamba elikhulu iqhaza ngokuthi ubike emaphoyiseni ngalezi zigameko.
Uthe umphakathi usizile ukususa ama-block phezu kwabo, bakhishwa sebeshonile.
Uthe umphakathi usungakwazi ukuthola usizo lwamaphoyisa ngokushayela inombolo ethi: 082 569 6258 uma kunezimo eziphuthumayo.
Uthe umphakathi uzokwaziswa uma indawo yokulothisa eseMobeni Heights isisebenza kodwa okwamanje ikhona indawo yokulothisa esebenza kahle oThongathi.
Uthe umphakathi wabantu abamnyama ubukeka ugcwele abantu abasebasha uma uqhathanisa nabantu abamhlophe abaphila isikhathi eside kunabo.
Uthe umphakathi wamaHilikwa namaKhoi San kumele uhlanganiswe nomphakathi wama-Afrika wonkana.
Uthe umphakathi waqala ukumfuna umufi ngoLwesihlanu, isidumbu satholakala ngeSonto eweni. Uthe kwalandelwa umgudu kubonakala ukuthi ubehudulwa. Isidumbu sikaNguse sitholakale sigaxele edwaleni, sinenxeba lokugwazwa esifubeni. Kuthiwa ubeshile emzimbeni, waqhuma amehlo.
Uthe umphathi obambile wezimali ukhokhelwa njenge-consultant ngakho uthola enkulu imali.
Uthe umphathi wakhe uDJ Tira uyamgqugquzela kakhulu ukuthi umsebenzi wakhe omusha ube yimpumelelo njengoba ehlala emesekile ethi akafeze iphupho lakhe, futhi bazomethula njengoDJ manje.
Uthe umphathi walesi sitebele uReggie Nkabinde akamphethe kahle njengoba kukhona imali angakayitholi okukhona neyemicimbi emithathu asenandise kuyo.
Uthe umphathi wemiqasho uze wangena ngewindi.
Uthe umphathi wesikhungo kubhekwe ukuthi anike umkhombandlela emikhakheni ehlukene yenyuvesi.
Uthe umphathi wezinhlelo uthi isizathu sokususa lo msakazi ukuthi isiteshi sidinga omunye onamava ozokwazi ukudlisela ogageni izimbangi zabo kwezinye iziteshi.
Uthe umphathi womkhumbi obuphuma e-India kuthiwa waqamba amanga ngesimo sempilo sabasebenzi, wathi amaphoyisa asabonisana nomshushisi ngalokhu.
Uthe umphenyi wecala usola ukuthi owesifazane kungenzeka ukuthi ucele ukugitsheliswa esuka ku-R612 eduze komgwaqo uCourthouse waya ku-N2 lapho okukholakala ukuthi ugitsheliswe waya eThekwini.
Uthe umphenyi wecala wabatshela ukuthi mabaqhubeke nempilo bacishe amakhandlela ngoba isidumbu sisazohlala isikhathi emakhazeni. Ukhale ngokuthi kunzima ukuqhubeka nempilo uma kusekhona ilungu lomndeni elisemakhazeni, lokhu sekumenza ahlale enokhwantalala.
Uthe umphumela wokuqala wophenyo okhishwe ngoFebhuwari 24 nonyaka, lapho iKhomishini yavula iwindi lokuthi umphakathi uphawule waqinisekisa umbiko owake waphuma owawuveza ukuthi intengo ye-data imba eqolo.
Uthe umphumela wophenyo yiwona ozokusho ukuthi yisiphi isinyathelo okumele basithathe, wakucacisa ukuthi ophule inqubomgomo yokusebenza komthetho olawula ezemfundo, bazobhekana naye ngqo.
Uthe umqashi akazimisele ukusuka ku-0% yize abasebenzi benikele ngegazi labo ngisho ezikhathini ezinzima zeCovid-19.
Uthe umqashi ucele abasebenzi ukuthi babuyele emsebenzini ngaphambi kokuthi axoxe nenyunyana, kolunye uhlangothi abasebenzi bathi ngeke babuyele emsebenzini umqashi engaxoxanga nenyunyana yabo.
Uthe umqashi wabo wabe esekhipha upulasitiki omncane wasebhange, wakhipha iRattex wathi yirayisi okufanele balidle ukuze bakhulume iqiniso ngokweba imali yakhe.
Uthe umqeqeshi ka-Under 23, uNotoane, angalenzi iphutha lokushiya abadlali abagqame kakhulu kwiDStv Premiership, njengo-Evidence Makgopa noBongokuhle Hlongwane, uma esekhipha isikwati esizoya eTokyo.
Uthe umqeqeshi uStuart Baxter ugcizilele kakhulu ukuxina iNigeria ngejubane uma behlasela bese beqikelela ukuthi bahleze beqaphile emuva ngazo zonke izikhathi. “Siya ebantwini esibaziyo. Ngiyazi ukuthi kuzodinga sisebenze kanzima ukubuya nomphumela omuhle. Kuzodingeka amasosha futhi nami ngingomunye wawo."
Uthe umqondo wokuhlonipha Ongangezwe Lakhe waqhamuka emuva kokuzwa uBlack Coffee edlala izibongo zakhe uma edijeya.
Uthe umqondo wokuvula le ndawo wamfikela ngemva kokuhamba izindawo ezihlukene zokudlela eziseJohannesburg.
Uthe umqondo womuntu osesimeni sokudlwengulwa uyazicindezela wona, akukhathaleki ukuthi yingane noma umuntu omdala obhekene naleso simo.
Uthe umqulu weDA umkhumbuze uhlelo lukaVicky Masuku oKhozini FM, olwaluthi ukufundwa kwencwadi.
Uthe umqulu wokhetho owethulwe nguMengameli we-ANC nezwe uMnuz Cyril Ramaphosa kumele ugxile kubantu abahlwempu.
Uthe umsakazo ezinye zezinto ezimsondeza kubantu nezimenza asondele kubantu abasha akwazi nokufunda ngabo.
Uthe umsakazo iVibe FM, kube umsakazo wokuqala ukuthi awusebenzele wathi ufisa ukukhula kulo mkhakha.
Uthe umsebenzi kahulumeni ukwenza isimo sokuthi abantu bakwazi ukuziqalela amathuba emisebenzi.
Uthe umsebenzi mningi kakhulu ngezikhathi zamaholidi ngenxa yezivakashi. Nokho kuyamjabulisa ukuzwa amakhasimende encoma ukudla okuphekwe uyena.
Uthe umsebenzi uma uqhamuka ngeke awenqabe kodwa unombandela wokuthi uma uzophazamisa umsebenzi weqembu lakhe ngeke awuthathe. Uthi uzimisele ngokuvuselela iqembu lakhe lingenele ukhetho lohulumeni basekhaya ngonyaka ozayo.
Uthe umsebenzi uzoqhubeka kuze kube uSepthemba 1.
Uthe umsebenzi wabo awugcini ekilasini unyaka wonke, basebenza ngisho besemakhaya. Ulinganise ngokuthi abanye abaphumuli ngisho ngempelasonto nangamaholidi.
Uthe umsebenzi wabo mkhulu ngoba benezikhungo zemfundo ephakeme kudingeka bakhiqize amakhono adingwa ngumnotho. Wathi izingane kumele zikwazi ukufunda into eziyiqondayo, kudingeka bashintshe bahambisane nezinto ezidingwa ngumnotho.
Uthe umsebenzi wabo uzokalwa ngokuthi zingaki izimboni othishanhloko abasebenzisana nazo ezizibophezele ukuthatha izitshudeni.
Uthe umsebenzi wakhe awuwuphazamisi umculo awenzayo ngoba isikhathi uyakwazi ukusihlela kahle.
Uthe umsebenzi wakhe ukubika ngokwenzeka e-Afrika emahlayeni kodwa evela kwiThe Daily Show.
Uthe umsebenzi wakhe wokucwaninga ngesayensi awulula ukuwuthola ngoba kuyabiza ukwenza ucwaningo ngakho abantu abakulo mkhakha badinga ukulekelwa.
Uthe umsebenzi wakhe wokuqala lo njengoba ubehlezi ekubeka kucace ukuthi akasoze asebenzela umlungu.