input
stringlengths 1
130k
⌀ |
---|
Uthe uMengameli ubathume ukuthi basebenze, kudingeka benze okufanele. |
Uthe uMengameli uCyril Ramaphosa uzokhuluma nabantu bakuleli ukusho ukuthi yiziphi izinyathelo ezizothathwa maduzane. |
Uthe uMengameli ulinde izimpendulo azibuza esikhulwini seBosasa, uMnuz Gavin Watson. |
Uthe uMengameli wamemezela ukuthi ugwayi uzodayiswa esigabeni sesine sikathaqa kodwa wangakuveza ukuthi udaba lusaxoxwa. |
Uthe uMengameli we-ANC nezwe uMnuz Cyril Ramaphosa uhola umkhankaso we-ANC. |
Uthe uMengameli we-ANC uMnuz Cyril Ramaphosa sekucacile ukuthi akanalo uhlelo lokuhlenga iNingizimu Afrika |
Uthe umenywe nguNobhala we-ANC eKZN uMnuz Mdumiseni Ntuli, ukuzokhuluma nabeMKMVA ne-ANC esifundazweni. |
Uthe uMercutio usehlala noGC kuleli flethi. Ngisho nemoto eyiBMW ehamba uMercutio, uthe bayithenga ngokuhlanganyela naye kodwa manje usetetemuka ngayo noGC. |
Uthe umfana (17) owaboshwa wabekwa icala lokudlwengula ukhishiwe esitokisini emuva kokuthi umshushisi ethe akulandelwe yonke imigudu efanele yecala. |
Uthe umfana (El Jay) uthe uyise ujabule, ukahle ezulwini futhi uzohlale enabo njalo. |
Uthe umfana uhlangabezane nobunzima ngenkathi ebhukuda waminza. |
Uthe umfana uphuthunyiswe esibhedlela, idokodo lecala lidluliselwe kumshushisi ukuze akhiphe isinqumo. Akukaboshwa muntu okwamanje. |
Uthe umfana wakhe ubengajwayele ukuyodlala lapho efele khona okuyindawo eyihlane eduze komfula iMbozamo ohlukanisa iLindelani naKwaMqhwandeni. |
Uthe umfaniswano wakhe uzolinda udadewabo ofunda uGrade 8. U-Olwethu Mbatha waseWestville yena uthe unikele ngezicathulo uzophinde ahambise umfaniswano wakhe esikoleni ukuze usize abanye abafundi abeza ngemuva kwakhe. |
Uthe umfaniswano wakhe uzowunika udadewabo omncane owenza uGrade 9 kulesi sikole. |
Uthe umfowabo abazi ukuthi washona kanjani nokuthi kwenzakalani kuyena. |
Uthe umfowabo kangqongqoshe ubengumsebenzi eMnyangweni wemiSebenzi yoMphakathi eMnambithi. |
Uthe umfowabo naye oshayela amatekisi eVerulam ubewukhonzile kakhulu umndeni wakhe njengoba bebephuma kohambisela enye ingane yakhe yomfana efunda esikoleni esiseduze koninalume izimpahla zesikole. |
Uthe umfowabo oshiye izingane ezine bafisa ukumfihla ngeSonto kodwa abazi noma kuzokwenzeka yini kwazise ubengenawo umazisi. |
Uthe umfowabo ubehlala yedwa, izingane zakhe zihlala kwenye indlu ngakho ubeyedwa kuqala umlilo athe namanje akukaziwa ukuthi uqale kanjani. |
Uthe umfowabo ubenetekisi athutha ngalo izingane zesikole ezisuka eSiphingo ziya ezikoleni ezehlukene zaseMlaza, waveza ukuthi umsebenzi ubesewenze iminyaka eminingi futhi bekungakaze kube khona akubikayo. |
Uthe umfowabo ubephinde abe nguSihlalo wophiko lwentsha kwiMpumalanga Zone, aphinde abe ngumgqugquzeli wegatsha lakuwadi 7 njengoba ubuholi bakhona bahlakazwa. |
Uthe umfowabo ubesaphila ngaleso sikhathi, wabatshela ukuthi ugwazwe ngubani. Uthi akabange esachaza ngembangela yokugwazwa kwakhe wase eyashona. |
Uthe umfowabo ubeseneminyaka engu-13 eyiphoyisa likaMasipla weTheku. Ngonyaka odlule ukhushulelwe esikhundleni sokubamba njengoCaptain esiteshini samaphoyisa kamasipala esise-Albert Park. |
Uthe umfowabo ubeyikho konke emndenini ehlale enza isiqiniseko sokuthi akekho umuntu wakubo ongalutholi usizo kuyena uma emcela. |
Uthe umfowabo ubezumekile endlini yakhe engaphandle esihlalweni abehlezi kuso. |
Uthe umfowabo ubondla ekhaya futhi wuyena owakha umuzi wakubo. |
Uthe umfowabo ufike wambula isidumbu, wabona ukuthi useshonile wabe esethwala izandla ekhanda. Uthe wabe eseya komunye umuzi kamfowabo wacela bemphelezele aye emaphoyiseni eyozinikela. |
Uthe umfowabo uPhilasande, ayezama ukumsiza, uhlukumezeke kakhulu ngalesi simo. UNksz Ndlovu uthe isimo simuncu emndenini wonke ngoba zonke izingane ezaziye ebhishi namanje zisathukile futhi ziyakhala. |
Uthe umfowabo uphume wahubha ababulali bakanina kodwa baphela emehlweni. Uthe udaba lombango wegceke lakubo ubagqigqise kwabezomthetho baze babuya nasenkantolo eyabakhipha phambili. |
Uthe umfowabo waqale waba nenkinga ukumpenda enqunu kodwa wagcina esejwayele. |
Uthe umfowabo wawelwa udonga lendlu eyayishile. |
Uthe umfowano ubenamatekisi amane, ahambela umzileni waseSiphingo naseNgonyameni. |
Uthe umfula abakhe eduzane nawo uyinselelo enkulu ngoba izindawo zabo sezaguguleka. Wathi uma kungaphinde kuhlasele ezinye izikhukhula, bangaba senkingeni futhi. |
Uthe umfula ubukade ushile kodwa emuva kwemvula esanda kuna eThekwini ugcwalile, okungenzeka ukuthi iyonanto eholele ekutheni izingane ziyobhukuda. |
Uthe umfundi akazokwazi ukubhala kuphela izifundo okutholakale ukuthi uhaqekile engakazibhali kodwa uma esehloliwe kwatholakala ukuthi ululeme, uzovunyelwa ukuthi abhale ezisele bese kuthi angazibhalanga, athole ithuba lokuzibhala ngonyalka ozayo. |
Uthe umfundi kaGrade 7 ujikisiwe esangweni lesikole ngoba ubengasifakile isifonyo. |
Uthe umfundi ofisa ukungenela kumele alande ifomu lokungenela esitolo kwaBoxer noma angene kwi- website yakwa-Boxer ethi www.boxer.co.za abhale indatshana enamagama angu-500 nalapho ezobe echaza khona ukuthi kungani kumele abe yingxenye yalolu hlelo? |
Uthe umfundi ogwaze omunye uvele wabaleka nabangani bakhe esikoleni emva kwalesi sehlo. |
Uthe umfundi, owabaleka esikoleni ngawo uLwesihlanu, akaboshiwe. Namuhla kuzoba nomhlangano wabazali bese nesikole sithathe isinqumo. Iphini likathishanhloko belizama ukungenelela emuva kokuba libizwe ngumabhalane ngesikhathi umfundi egoloza ukubuyela ekilasini alifeyilile. |
Uthe umfundisi akanasabelo endaweni yakubo ngoba banikwa yona ngokusemthethweni kodwa useshaya umthetho sengathi indawo ngeyakhe. |
Uthe umfundi ugwazwe ntambama sesiphumile isikole naye eseshayisile. |
Uthe Umgeni Water uyabafundisa abantu ngokubanika imifundaze nokunye okuningi. |
Uthe umgilwa nomngani wakhe babizwa wumsolwa ebusuku, ugesi ungekho wathi mabahambe naye ayobathengela unemenayithi. Baphuma lapho belala khona beyothenga lowo nemenayithi. Kuvela ukuthi bagcine bengasabuyelanga endlini abajwayele ukulala kuyo okulapho kusolwa ukuthi lesi sigameko senzeke khona. |
Uthe umgilwa ube eseqhubeka eshayela wazama ukuthola usizo kwabanye abashayeli abebehamba emgwaqweni abebekuwo. Ngokusho kwakhe abasolwa bazame ukumbangisa ekushayeleni imoto nokwenze ukuthi iphaphalaze igingqike. Abasolwa kuthiwa babaleke ngezinyawo. |
Uthe umgilwa ubikele amaphoyisa ukuthi wabhozonyelwa yile nyanga yamdlwengula. Uthe kwavulwa icala eKranskop ladluliselwa ophikweni olubhekene nobugebengu obuhambisana nocansi njengoba ethelekelwe ezakwadalawane, waboshwa. |
Uthe umgilwa udalule ukuthi wayelele egumbini elilodwa nodadewabo omdala ngenkathi kwenzeka lokhu. |
Uthe umgilwa ukhishiwe lapho ebehlala khona wabekwa kwenye indawo lapho ezolulekwa khona ngokomqondo ngosonhlalakahle. |
Uthe umgilwa ukwazile ukumisa umshayeli we-Uber obedlula nokunguye omsizile. |
Uthe umgilwa uma esatshiswa kufanele athintane nomphenyi wecala. |
Uthe umgilwa uphuthunyiswe esibhedlela enenxeba lokudutshulwa wafike washonela khona. |
Uthe umgilwa uthe ubehleli emotweni nomngani wakhe ngesikhathi kuqhamuka abalisa ababili bemhlasela. |
Uthe umgilwa uthi yena nesoka lakhe baqale ukuthandana ngoJuni nonyaka kodwa baxabene ezinsukwini ezedlule bangabe besakhulumisana. |
Uthe umgilwa utshele enye ingane afunda nayo ngokudlwengulwa kwakhe, leyo ngane yatshela unina. |
Uthe umgilwa uveze ukuthi untshontshelwe ubucwebe bakhe ngumsolwa amaziyo. |
Uthe umgilwa uyiswe esibhedlela esesimeni esibucayi. |
Uthe umgilwa wezwa izwi likamalume wakhe ayehlala naye kuwona lomuzi ngesikhathi ebuza ukuthi ngubani ongqongqozayo wabe esemvulela. |
Uthe uMgitywa yigama likayisemkhulu ozala uyise, okunguyena owametha igama elithi Makhosini. |
Uthe umgomo i-Astrazeneca okuzogonywa ngawo abasebenzi bezempilo uzofika kulesi sifundazwe ngoFebhuwari 14. |
Uthe umgomo okhiqizwa iPfizer uzoqala ukufika ngoMeyi, wathi sebesayine isivumelwano sokuthi iNingizimu Afrika isizothenga imigomo engu-30 million kule nkampani okuzogonywa ngayo abantu abangu-15 million. |
Uthe umgomo okhiqizwa yiPfizer othengiwe kodwa ongakafiki ungu-20 million. |
Uthe umgomo osazohlolwa wokuvikela leli gciwane ngeke uhlolwe e-Afrika uzohlolwa noma kuliphi izwe kungaba i-Europe noma yiliphi elinye izwe. |
Uthe umgomo ozofika kuqala uhulumeni uzoba nayo indawo yokuwugcina kodwa uma sekufike eminye ethengiwe akazi ukuthi ikhona yini indawo eyenele ebandayo engakwazi ukuwugcina. |
Uthe umgomo we-AstraZeneca ngeke ulahlwe, ososayensi basawuhlola ukuthi ungasetshenziswa kanjani. |
Uthe umgomo wokuqala azibekela wona ukuthi angababuzi abafundi ukuthi badonsa ziphi izigwebo ukuze kungabi khona umfundi azombheka ngendlela ehlukile. |
Uthe umgomo womkhuhlale kumele kugonywe ngawo phakathi kukaMashi no-Ephreli njalo ngonyaka. |
Uthe umgqigqo wabadlali ababhekiwe abanjengoThemba “Mshishi” Zwane weMamelodi Sundowns, Gabadinho Mhango we-Orlando Pirates, nabanye ubuye sekusele imidlalo emibili kusongwe isizini. |
Uthe umgubho bawenza nasemcimbini wabo iSA Music Carnival ohambela izindawo ezehlukene. |
Uthe umgubho walo nyaka bazowenza emuva kweminyaka engu-24, kwaba nesibhicongo saseShobashobane lapho kwabulawa khona amalungu enhlangano ngoKhisimusi |
Uthe umgwaqo okukhalwa ngawo akukaveli ukuthi uzolungiswa nini ngoba umnyango ubuye ukhale nangesabelo sezimali. |
Uthe umgwaqo ubuvaleke zinhlangothi zombili, ababhikishi bejikijela kwasani eyimoto ephambi kwabo. |
Uthe umgwaqo waseBhekumthetho sebewuqalile ngokwesigaba sokuqala. |
Uthe umhlaba uzokwazi ukubuyela kubaniniwo wathi uzodliwa ngendlela engeke iphazamise ezolimo. |
Uthe umhlahli wayenelungelo lokusho amagama abantu kugcwele umphakathi namakhosi. Manje uthe lokho akusavumelekile. |
Uthe umhlangano ababenawo nezinyunyana zabasebenzi, abaphathi besibhedlela nonjiniyela abakhanda amakheshi uholele ekutheni kusungulwe ikomiti elizobe linamalungu ezinhlaka ezithintekayo. |
Uthe umhlangano owawunyakenye kwavunyelwana ngokuthi uhulumeni kumele abe yingxenye yethimba elizoqinisekisa ukuthi akubi nokuphazamiseka kokufunda. |
Uthe umhlangano uqale ngo-10 ekuseni kwaze kwashaya u-4 ntambama. “Ufaka akangenanga ehholo obekunomhlangano kulo futhi akaze akhulume. Umbhishobhi ubethi akangaxoshwa emishini kodwa kuphela angayenzi inkonzo. Sikuchithile lokho ngoba asisamfuni. Kuvunyelwane ngokuthi kubuye ufata omdala obephethe imishini," kuchaza uNgidi. |
Uthe umhlangano usaqhubeka kahle, waveza ukuthi kuzodingidwa ngodaba lokulungiselela ukhetho lohulumeni basekhaya, izingqungquthela, umthelela wobhubhane iCorona nokusungulwa kwamathuba emisebenzi. |
Uthe umhlangano uzobheka ukuthi bangasebenzisana kanjani ukuze kushayelwe ngokucophelela kwehliswe izingozi. |
Uthe umhlangano uzohlala phakathi kwanamuhla nakusasa bese kuthathwa isinqumo esingujuqu ngozophikelela ePhalamende eKapa. |
Uthe umhlangano wabo nongqongqoshe ubanike ithemba ngoba ziningi izinto abakwazile ukuthi baxoxe ngazo kanti futhi lona bekuwumhlangano wabo wokuqala nongqongqoshe omusha. |
Uthe umhlangano wekomiti elibhekele ukusebenza kwansuku zonke le-ANC, iNWC, ima lizohlangana lixoxe ngemigomo yokusebenzisana namanye amaqembu. |
Uthe umhlangano weLekgotla kulo nyaka, owokuhlomisa abafundi ngolwazi namakhono adingekayo emhlabeni wezemisebenzi, kungesikhona kuphela ukuthi abafundi bajwayele izindlela ezintsha zokufunda kusetshenziswa ezobuchwepheshe. |
Uthe umhlangano wokugcina owabakhona nohulumeni wawungo-1995, lapho kwaxoxwa ngezinkinga wathi sekuphele iminyaka engu-25 wabakhona ngakho sekudingeka kube nomnyakazo. |
Uthe umhlengikazi obanjwe inkunzi uphucwe imali ewuR5000. Uveze nokuthi abagcini ngokusatshiswa ezinkundleni zokuxhumana kodwa amanye amalungu omphakathi abangenela emtholampilo abathuke ngesikhathi benza umsebenzi wabo. Abanye babaphoqe ukuthi babanikeze imishanguzo ethile ngenkani yize isimo sabo singakulungele ukuthatha leyo mishanguzo. |
Uthe umhlengikazi umiswe kuze kuphothulwe uphenyo ngalesi sehlakalo. |
Uthe umhlomulo wamaphoyisa wobungozi ume kuR400 kusukela ngo-2001 kodwa izinga lobungozi obubhekene namaphoyisa liyenyuka. |
Uthe umholi kazwelonke weDA, uMnuz Mmusi Maimane, nguyena muntu leli qembu elihlela ukuba limgudluze kuqala esikhundleni akuso. |
Uthe umholi weDA ushaye isikhala njengoba uRamaphosa nohulumeni bedinga ukwesekwa ngalesi sikhathi. |
Uthe umholi we-IFP, uMntwana uMangosuthu Buthelezi uzobe ekhankasa ezindaweni ezihlukene njengoba izolo ebeseHammarsdale, uzoya naseNorth West, Mpumalanga, Limpopo ayoqhuba umkhankaso nakhona. |
Uthe umholo wakhe ka-2017 efundisa akazange awuthole kodwa uze wawunikezwa ngo-2018 nakhona esenikezwa owezinyanga ezimbalwa. |
Uthe umholo wamaphoyisa awubalulekile ukwedlula impilo yawo. |
Uthe uMiddendorp useholidini njengoba eseNingizimu Afrika kulezi nsuku. |
Uthe uMiss South Africa odlule abukela kuye nguBasetsana Kumalo ngoba usebenzise amathuba awathola ukuba ngusomabhizinisi. Omunye umuntu athe uyamgqumgquzela ngunina onguthisha eNhlophenkulu Primary, |
Uthe umkakhe wahamba ngaphambi kukaKhisimusi eya emcimbini kayise, naye ongumholi webandla e-Eastern Cape. UZungu uthe umkakhe uhamba nje ubevele engasalubhadi esontweni ngenxa yazo lezi zinkulumo. |
Uthe umkhakha ozimele uzibophezele ekutheni uzotshala uR840 billion ezinhlelweni eziwu-43 eminxeni ewu-19 kanti lokhu kuzokwakha amathuba omsebenzi awu-155 000 eminyakeni emihlanu ezayo. |
Uthe umkhakha wesayensi uyalidinga igazi elisha elizobheka izindlela ezintsha ezingasetshenziswa ukuthola amakhambi ezifo esezihlale iminyaka zingalapheki futhi ezihlasela kakhulu amazwe ase-Afrika. UNksz Mkhize unohlelo lwakhe kwiYouTube olubizwa ngeBlackGirlScientist okuyilo akwazi ukuxhumana ngalo nabantu, abalandise ngohambo lwakhe kulo mkhakha aphinde afundise uma kudingeka. |
Uthe umkhakha wezokuvakasha nawo uzophazamiseka ngoba amaChina ayakuthanda ukungcebeleka kodwa manje ngeke aye ndawo. |
Uthe umkhandlu awukaze uhlale kusuka ngonyaka odlule kwaze kwaba kuboshwa iMeya ngezinsolo zokuhlela itulo lokubulala uSomlomo. |
Uthe umkhandlu awukwazi ukuthi uqhubeke usule izikweletu zabantu abangazikhokheli izidingo ezifinyelela kuR4.3 billion. |
Subsets and Splits
No community queries yet
The top public SQL queries from the community will appear here once available.