input
stringlengths 1
130k
⌀ |
---|
Uthe uma kwenzeka umsebenzi exoshwa emuva kokuthi ephumele obala ngesifo sengqondo, kufanele abikele umnyango wezabaSebenzi , ummeli neCCMA. |
Uthe uma lesi simo singanqandwa, isifundazwe singazithola sesisenkingeni yokusabalala kwaleli gciwane nakwezinye izindawo. Izindawo ezilandela iTheku neLembe ngobuningi bokusuleleka kwabantu uthe uMgungundlovu noThukela. |
Uthe uma lezi zimpahla zingathathwanga yilo wesifazane abehamba naye, kungenzeka zisale etekisini, zatholwa wumsizi womshayeli noma umshayeli wale wetekisi. |
Uthe uma linenkinga ngalokho kumele liqondane naye lingabafaki abalandeli bakhe empini yabo njengoba kuthiwa lenze emcimbini weNdidane, eMsinga, lixosha abalandeli bakhe. |
Uthe uma lingekho ifu elinokuduma asibi khona isishingishane. |
Uthe uma liyidliva akufinyeleleki kalula kulezi zikole ngenxa yemigwaqo egcwala udaka namanzi kuphoqe othisha ukuthi bashiye izimoto zabo kude bahambe ngezithuthi zomphakathi noma ngezinyawo ukuze bafinyelele ezikoleni. |
Uthe umalokazana wakwakhe uboshwa nje, bebekade befihla ingane yakhe ezalwe ngoDisemba, ngoLwesithathu oludlule. |
Uthe uma lokho kuhluleka bamema bonke abathintekayo ukuthi babe nomhlangano nemenenja yabo ngenhloso yokuthola isisombululo. |
Uthe uma lokho sekwenzekile, uMnyango wezoBulungiswa uzokwazi ukuthi abatholakala benesandla kulobu budedengu bokudala izingozi, bajeziswe kanzima. |
Uthe uma lokhu kuhlobene nomskandi bazobiza izinhlaka ezithintekayo ukuqinisekisa ukuthi into efana nale ayiphindi yenzeke. Imizamo yokuthola amalungu omndeni womunye obulewe ayiphumelelanga. |
Uthe uma lokhu kungafezeki kuzoshuba kubasebenzi bezolimo ababhekele izifunda ezihlukene ngoba kufanele ubonakale umsebenzi wabo, kucace ukuthi abalimi bayasizakala. |
Uthe uma lolu daba lungalungiswa iNingizmu Afrika izozithola isesimeni esifanayo nesase-Italy lapho abasebenzi bezempilo ababalelwa ku-17 000 bethelelekile okuholele ekutheni kushode abasebenzi ngoba abasebenzi bezempilo abaningi bebengasakwazi ukusebenza. |
Uthe uma lo nozinti eqhubeka nefomu umbona esekulungele ukudlala kwiBafana Bafana. |
Uthe uma lowo msebenzi kubonakele ukuthi ukusebenza kwakhe kubeka abanye engcupheni, kufanele agonqe izinsuku ezingu-14. Uveze nokuthi umqashi angakwazi nokuthi amnikeze igunya lokuhlaba ikhefu lokugula ngalesi sikhathi esagonqile. |
Uthe uMaluleke ungumdlali obalulekile eqenjini lakhe. |
Uthe uMampintsha akathukile ngokuthi icala lingase libuyele enkantolo luyoqulwa. |
Uthe uMampintsha uzovela enkantolo yeMantshi ePinetown namhlanje. |
Uthe uMandela wayengekho eboshiwe engakwazi ukuvikela umndeni wakhe owawuhlukunyezwa nguhulumeni wabacindezeli ngesikhathi sobandlululo. |
Uthe uMandlenkosi ukujabulele ukugibela ibhanoyi okokuqala empilweni yakhe futhi ujabuliswa nawukulala ehhotela. |
Uthe umangele kodwa esebona usudanswa yonke indawo abanye bewufaka ezinkundleni zokuxhumana bebhale negama lakhe. Ubona nama-video afakwayo ezindaweni zobumnandi okucinywa khona ukoma kushawa iThuso Phala Dance. |
Uthe umangele ngoba akaze ahlangabezane nesimanga esifana nalesi. |
Uthe umangele uma esezwa sekuthushuka umcimbi ocishe ufane nowakhe ekubeni yena echithiwe. |
Uthe uMaNtuli ufuna udaba luqedwe ukuze aqhubeke nempilo. |
Uthe uma ososeshini bengenawo umthethosisekelo obalawulayo udlame ngeke luphele. |
Uthe uMaponya ubengawukhohlwa umphakathi nomndeni wakhe, okuyinto okufanele ifundwe ngabantu baseNingizimu Afrika ukuthi uma bezimisele ukusimama kufanele bafukulane. |
Uthe uMaponya wasungula iNafcoc nabanye osomabhizinisi abamnyama, ngenhloso yokuthi babe nezwi ngesikhathi kubusa uhulumeni wobandlululo. |
Uthe uMaruping umiswe okwesikhashana ngoba kunophenyo olwenziwa yiSpecial Investigating Unit oluzobheka ukuthi imali ibiphuma kanjani. |
Uthe uMary (80) ushonele esibhedlela esizimele eGoli iParklane namuhla, okuwusuku okwazalwa ngalo uyise ongasekho, uNdaba "Mshefane" Mhlongo. |
Uthe uma sebeqedile ukubuyekeza lolu hlelo bazonika abantu abathintekayo imininingwane ecacile ngezindaba ezithinta isikhathi, imali okufanele isetshenziswe, nokuthi yini abangayenza. “Ngoba ekugcineni asifuni ukwenza izithembiso esingeke sikwazi ukuzifeza okungcono ukuthi nisiyekele sithole ukwelulekwa ngokungenziwa ukusuka la." |
Uthe uma sebevumile kuzobe sekukhucululwa kubhekwe yonke into ethinta amacala. |
Uthe uma sekubuya iCarling Black Label Cup ngonyaka ozayo bazobonisana ukuze kungashayisani izinsuku. Lo mqhudelwano nawo ububa ngoJulayi ngaphambi kokuqala kwesizini. Isizini ka-2018/2019 kulindeleke ukuthi iqale ngo-Agasti 3. |
Uthe uma sekuhlanganiswe lonke ulwazi olukhona uNgqongqoshe walo Mnyango uNkk Angie Motshekga uzokwenza isimemezelo. |
Uthe uma sekumakwa bazowabheka amaphepha babone ukuthi ngabe wabasiza yini abafundi. |
Uthe uma sekuphothulwe uphenyo, umnyango uzothatha isinqumo mayelana nokuqondiswa ubugwegwe kujele okule- video. |
Uthe uma sekuqedwe uphenyo omasipala kufanele bathathele abatshala imali eVBS izinyathelo zomthetho ukuze babuyise leyo mali. |
Uthe uma sekushube ngempela sekuzobhalwa kuba namakhempu lapho kulalwa khona kwakhe ukuze kubuyekezwe. |
Uthe uma sekutholakala isidumbu kuzobe sekuvulwa idokodo ngokushona komuntu. |
Uthe uma sekuziliwe kumele abantu bafake izindwangu ezimnyama ezingalweni. |
Uthe uma selisayiniwe ifomu elibizwa nge-procurator form, oqokiwe unikwa igunya lokuhola isibonelelo kodwa kufanele aphathe umazisi wakhe. |
Uthe uma seluqalile uhlelo lokufakwa kwezicelo, amafomu azotholakala kwi-website yenhlangano noma bafake izicelo ngokushayela kuma-call centre enhlangano noma basebenzise iWhatsApp. Imininingwane ephelele izomenyezelwa uma sekumele kufakwe izicelo. Uqinisekise ukuthi bazosebenzisana nomnyango wezaseKhaya ukuqinisekisa ukuthi imininingwane kamazisi umuntu ayithumelayo iyiqiniso. |
Uthe uma sewazi kubalulekile ukucisha yonke into negiya libe ku-neurtal emotweni edinga umlilo naleyo ozowuthatha kuyo. Uqhube wathi kusemqoka ukwazi ukuthi ama-terminal ami kanjani upositive (+) nonegative (-) futhi ulisule ukungcola ibhethri. |
Uthe uma seziboshiwe lezi zigilamkhuba kufanele inkantolo izijezise kanzima. |
Uthe uMashaba uzobonana nabantu base-Alexandra ukuzwa izikhalo zabo. |
Uthe uma singandiswa isibalo sothisha kusho ukuthi incane imali ezoya ezikoleni kodwa isibalo sabafundi sibe sikhulile. |
Uthe umasipala awunayo leyo mali ngoba sekusondele ukuphela konyaka wezimali wawo, sewuthembeke ekutheni kukhokhe umshuwalensi. |
Uthe umasipala awunazo izinjongo zokuthi izakhamuzi zihlale nezitamkoko eziqhumile wanxusa imiphakathi ukuthi ibambisane nomasipala ukuze kuqedwe inkinga yokuqhuma kwazo. Uthe enye inkinga ngeyabantu abangena ngenkani ezindaweni bakhe, okuthi makhathaleni baxhume amapayipi ngokungemthetho okugcina sekuba nomthelela ongemuhle ekuhanjisweni kwendle. |
Uthe umasipala awusoze wanika abantu igunya lokudla umhlaba wabanye. UMayisela uthe kungumsebenzi wabo njengomasipala ukuqinisekisa ukuthi umthetho uyalandelwa yingakho bezoqhubeka nokuzidiliza izindlu ezakhiwe ngokungekho emthethweni - belandela imigomo yomthetho. |
Uthe umasipala kumele uthathe isinqumo sokumsusa ebukhanseleni uKunene ngoba iqembu ayengene ngalo esikhundleni selimxoshile. |
Uthe umasipala ngokugunyazwa wuMthethosisekelo nemigomo elawula ukuthengwa kwempahla uyazibophezela ekutheni akubi khona ukwenzelela, uhlelo luvulelekile, kuyancintiswana futhi akukho ukuphulwa kwemigomo yokukhishwa kwethenda. |
Uthe umasipala sewube nemihlangano eminingi nabaholi baleli komiti abaqala ngokuthi bazobuza ngamathuba omsebenzi namabhizinisi e-FET nakumasipala. |
Uthe umasipala sewukhokhile kanti konke sekuhamba ngohlelo, umsebenzi uyaqhubeka. |
Uthe umasipala ububathembisa ukuthi uzobakhokhela imali yezinyanga ezintathu obubakweleta yona ngo-Agasti kodwa kuze kube imanje abakayitholi. |
Uthe umasipala ubuzimisele ngokuduna umcimbi wakhe kuqhakanjiswe igama lawo. |
Uthe umasipala udonsa kanzima ukuthola umhlaba okuzokwakhelwa kuwo labantu izindlu. |
Uthe umasipala uqale uthole imvume yenkantolo, uthi noma usuyitholile uphinde uxwayise umphakathi unikezwe nosuku okuzoqalwa ngalo ukudiliza ngokuvunwa inkantolo. |
Uthe umasipala usezinhlelweni zokuthenga imishini emisha ezosiza ukusebenza eminye yayo ezobe seyikhona ngonyaka ozayo. |
Uthe umasipala utshale amaphoyisa kuleya ndawo emuva kokucelwa yikhansela ebelithole izikhalo ngokushayiswa kwabantu eduze kwenxanxathela yezitolo iGalleria. |
Uthe umasipala uyabanika abantu izidingo kodwa abantu bakha imijondolo ezindaweni okungelula ukuletha intuthuko kuzo. |
Uthe umasipala uyahlangabezana nezidingo zabantu abahluphekayo ukuphucula impilo yabo kodwa abantu bakha imijondolo ezindaweni okungelula ukuthi kuze intuthuko kuzo. |
Uthe umasipala uyaphenya mayelana nokuthi ezokuphepha ziphazanyiswe kanjani? |
Uthe umasipala uyazama ukuhlinzeka izakhamuzi zakule ndawo ngendawo yokuhlala ephephile. |
Uthe umasipala uzimisele ukulalela izikhalazo zomphakathi nokwenza isimo sibe ngcono. |
Uthe umasipala uzoqhubeka nokugcina umthetho nendlela efanele yokusebenza ngenhloso yokudala ukuthula emkhandlwini. |
Uthe umasipala uzoqhubeka nokusebenzisana nomphakathi namaphoyisa ukwenza lelizwe indawo engcono. |
Uthe umasipala wabanikeza incwadi ebagunyaza ukuthi kumbiwe ithuna lakwaMngadi ngoJuni 28. Uveze ukuthi bangcwaba ngalo usuku lokumbiwa. |
Uthe uMasipala wakhe usukhiphe amathoyilethi angu-39 000 kubahlali basemjondolo, okuyisibalo esinyuke kakhulu sisuka ku-9 000 ngo-2014. |
Uthe umasipala wathatha isinqumo sokuthi uthenge leli pulazi ngoba unenhloso yokuthi ulwe nokushoda kokudla. |
Uthe uMasipala weTheku usungule uhlaka olwaziwa ngeThekwini Economic Council (ECC) okuyilo olwenza amasu okuvuselela umnotho kulo masipala. |
Uthe umatasa namalungiselelo okuqala kwesizini lapho ezobhekana khona neChippa United emdlalweni wokuvula. NgokwePremier Soccer League (PSL) kulindeleke ukuthi isizini ka-2018/2019 iqale ngo-Agasti 4. |
Uthe umatasa nemidwebo emibili yangempela ahlele ukuyihambisa kuSomizi. Nokho-ke imidwebo uRasta athi umatasa ngayo ishayisa amakhala. |
Uthe umatasa ngezimpahla zakhe njengoba ngesikhathi ziphuma kwaphela isonto seziphelile. |
Uthe umatasa ulungiselela ukungena ezinhlelweni zethelevishini. |
Uthe u-matric ugcine esewenzile ngesikhathi eboshiwe ejele wawuphasa. |
Uthe u-matric uwuqede eNewcastle, eSijabulile High, ngo-1996. |
Uthe u-matric wawufeyila, okwaba yisikhathi esinzima empilweni yakhe kodwa wahamba waphinda wenza izifundo azifeyila. |
Uthe uma udaba beluxazulula kule nhlangano ngeke sibe bikho isidingo sokuthi icala liqhubeke enkantolo. |
Uthe uma ufika endaweni yokubhala kumele uphefumule uzinike imizuzwana wenza lokhu wehlise ukuthuka. |
Uthe uma ugijimisa imali ugcina ungasaqikeleli ukwenza umsebenzi wakho ngendlela. |
Uthe uma ugula kunezinhlelo ezenziwayo zokuthi uhlolwe uma kudingeka ukuthi uyohlaliswa ekhaya ngoba ugula, unikwe lokho ngokusemthethweni. |
Uthe uma uhlangana kudaleka ifu elimnyama elinemibala eyisikhombisa eliba wumfanekiso wamabele. |
Uthe uma uhlaselwe yilesi sifo kumele ukhulume nabantu ukuze uthole usizo uthole nomeluleki wengqondo. |
Uthe uma uhulumeni engalubuyisi uhlelo lokuthi abantu bazilandele ukudla, ziningi izindawo zokudlela ezizovalwa ngoba osomabhizinisi abakulo mkhakha abayenzi imali njengamanje. |
Uthe uma uhulumeni ezimisele ngokusimamisa umnotho waseNingizimu Afrika kufanele alungise udaba lukagesi acacise ukuthi kwenzekani e-Eskom ngoba umnotho okhulayo udinga ugesi ngaso sonke isikhathi. |
Uthe uma ulandela iZwi likaNkulunkulu liyakutshela ukuthi indoda kufanele iziphathe kanjani. |
Uthe uma uMampintsha esevelile enkantolo, uzophumela obala akhulume ngalolu daba. |
Uthe uma uMbalula eqhubeka nemibhalo yakhe edicilela isithunzi soMvikeli Womphakathi, uMkhwebane uzomthathela izinyathelo zomthetho. |
Uthe uma uMboweni ezimisele ukuthuthukisa umnotho kufanele ayimise intela kashukela. |
Uthe uma umculi obashaye emakhanda ephume phambili eziteshini imali izongezwa phezu kukaR150 000. |
Uthe uma umdlali esebuya uzoqondiswa yiqembu izigwegwe. “Phela ukunyamalala ngaphandle kokwazisa iqembu kuyicala emsebenzini. Awucabange ukuthi bangaki abadlali abangavele bazihlalele ekhaya uma bengeneme ngezinto ezithile eqenjini ukube kuvumelekile ukwenza lokho. IProSport International, inkampani ephethe izindaba zakhe, ithe iyaseseka isinqumo somdlali.” |
Uthe uma umfundi eduduliwe kumele atshelwe ukuthi nazi izifundo azozibhala ezinye azibhale ngonyaka olandelayo. |
Uthe uma umgomo usufikile uzoyiswa kubantu ngezigaba kanti kuzoxhunyanwa nezinhlaka ezehlukene emiphakathini ukuze abantu bafundiswe ngawo futhi bawuthole kalula. |
Uthe uma umkhandlu ungakasithathi isinqumo ngokuvumelana, uNkk Gumede uyohlale eyimeya. |
Uthe uma umkhandlu usamukela isiphakamiso sakhe sokuvuma icala, uzovuma ukuthi amiswe izinsuku ezingu 10, angaziholeli noma anganyuselwa umholo unyaka wonke. |
Uthe uma umkhandlu wezifundazwe ugunyaza namhlanje ukuthi umthethosisekelo uchitshiyelwe kungafakwa umthethosivivinywa ePhalamende. |
Uthe uma umlando wamakhosi, abaholi bezenkolo, nabamabhizinisi ababamba iqhaza ekukhululweni kwezwe ungaqoshwa phansi, abalandelayo ngeke bakwazi ukunotha komlando wezwe. |
Uthe uma umuntu efake isikhalo ehhovisi lakhe, uyaluphenya udaba bese esusa impahla engaphephile ezitolo, acele umnikazi waso ukuthi akhokhele ikhasimende noma anikeze umthengi impahla esesimweni esamukelekile. |
Uthe uma umuntu elalela umfundisi eshumayela uyelapheka futhi azizwe engcono nasemphufumulweni. Uvumile ukuthi iCovid-19 ishiye izintandane nabafelokazi okuzothi uma bebuyela enkonzweni babhoboke ngomthwalo osemahlombe abo baphile. |
Uthe uma umuntu esheshe wasukuma lesi sifo siyelapheka. |
Uthe uma umuntu ezithola ehlelwa yileli shwa, akabike emaphoyiseni, aphinde athumele nge-email umyalezo ohambisana nenombolo yecala ukuze lusukunyelwe udaba. |
Uthe uma umuntu onomuzi kaR500 000 eqhubeka nokukhokha uR4 825 ngenyanga, uzonciphisa iminyaka yokukhokhela ibhondi ngeminyaka emibili isuke ku-20 iye ku-18. |
Subsets and Splits
No community queries yet
The top public SQL queries from the community will appear here once available.