input
stringlengths 1
130k
⌀ |
---|
Uthe uma unelungu eliqotho selifika esigabeni sokuba lithathe umhlalaphansi kodwa lisengabamba iqhaza elikhulu enhlanganweni, kuyinto eyejwayelekile ukuba lelo lungu lihlonishwe ngale ndlela kodwa lokhu akwenziwa kunoma ngubani kwenziwa kubantu abanamakhono ongeke uvumele ukuthi akulahlekele uma esangakwazi ukubamba iqhaza. Kufana nalokhu esikwenze kuMntwana wakwaPhindangene, ukuba nguMengameli ngokuhlonishwa kumnika lokhu okulandelayo okokuqala ukukwazi ukuhambela imihlangano yeqembu noma ngabe isiphi isikhathi uma isimo sakhe sempilo sivuma, okwesibili kwenza ukuthi sikwazi ukuya kuyena siyofuna ubuhlakani uma kukhona izinto esibona ukuthi sidinga izeluleko zakhe. |
Uthe uma uneminyaka engaphansi kwemihlanu ushayela, uthathwa njengomuntu ongakabi namava futhi usemathubeni amaningi okuba sengozini. Uthe kubalulekile nokusho ukuthi ubani oshayela njalo imoto yakho. |
Uthe uma unezingane ngaphandle komshado, incwadi yamafa ibaluleke kakhulu ukuze nazo kube khona ezikutholayo uma ushona, wathi nalabo ikakhulu abashade ngokwesintu okungekho ncwadi eqinisekisa umshado evela eMnyangweni wezaseKhaya, kubalulekile ukuthi babhaleni encwadini yamafa ukugwema izinxushunxushu ezingenza ukuthi oshade ngokwesintu engatholi lutho uma othandiweyo wakhe eshona. |
Uthe uma uNkk Gumede engenalo icala makaphumele obala asho ukuthi wubani onecala. |
Uthe uma uphenyo lwabo lusuke luhambe ngendlela ngokusebenzisana nawo wonke umuntu bakwazi ukuqinisekisa ukuthi lowo thisha osuke enecala akabe esaqhubeka nokufundisa. |
Uthe uma uphethe lesi sicoco uyazikhethela ukuthi ufuna ukugxila kuphi, yena ugxile ekufundiseni ngezifo ezihambisana nophazamiseka kwengqondo nangendlela abantu abaziphatha ngayo uma benalezi zifo. Ulwazi oluhambisana nezithombe ezifundisa ngalezi zifo, ulusabalalisa ezinkundleni zokuxhumana. |
Uthe uma uqhathanisa abantu abangu-50 abagunyazwe ukwethamela inkonzo ngokohlelo lwesimemezelo sikahulumeni esigabeni sesithathu sokuxegiswa kwemithetho yezwe, baningi abantu abasala ngaphandle abangakwazi ukwethamela iMisa ebandleni labo. |
Uthe uma uRantie ezimisele angasehlisa isisindo. |
Uthe uma usagome kanye, uvikeleka ukuthi noma ulithola igciwane kodwa ungaguli kakhulu bese ushona. |
Uthe uma usebenzela inkampani umndeni wakho awukwazi ukungenela imincintiswano yayo. |
Uthe uma usola ukuthi izimpawu zesizu onazo kungenzeka ukuthi zisho ukuthi une-Covid-19, kumele ufonele udokotela wakho. |
Uthe uma uTira ebona ukuthi usematasa bekumele athathe uDanger amfake ezingomeni kodwa akakwenzanga lokho. |
Uthe uma uyise wengane kukhona angakuboni kahle, unalo ilungelo lokuthi afune ukwenza ulibofuzo ngakho akumele anqatshelwe. |
Uthe uma uyokhala ngempatho yezingane zakho esikoleni, ziyahlukunyezwa. |
Uthe uma uZahara enamanga konke kuyonekwa obala njengoba nezinsolo zokuxhashazwa kwakhe ezinekele izwe. |
Uthe uma uzilandela zonke lezi zinkulumo zeJanuary 8 Statement, zisho into eyodwa kodwa engayi ndawo. |
Uthe uma uZuma efisa ukufakaza esekhaya nge-video call ngenxa yeCovid-19, angasifaka isicelo ngeke anqatshelwe. |
Uthe uma uZuma enikeza inkantolo impendulo engagculisi, angase abhekane nelinye icala. Uthe uma uZuma egula kumele ethule umbiko wesimo sempilo yakhe ovela kudokotela, ozofundwa ngasese. |
Uthe uma wenza into oyithandayo uye unganaki kakhulu izinto ezingakukhubaza emsebenzini wakho. “Ingqinamba kuke kube ukuthola uxhaso lwezezimali nezinto zokusebenza ngoba kuye kudinge ukuthi sihambele izindawo ezikude. Siyahlupheka kakhulu ngezinto zokuhamba. Lokhu kubuye kuphazamise ezinhlelweni esisuke sifisa ukuzenza,” kulandisa uNksz Ndlovu. |
Uthe uma wenza lo msebenzi kumele ukwazi ukuhlola isimo futhi uhlale uwumuntu oqaphile ngaso sonke isikhathi. |
Uthe uma yonke imizamo yokunxenxa loyo ongahambisani nokugoma yehluleka, lowo thisha anganikwa ithuba lokuthi azivalele ngayedwana noma asebenzele ekhaya. |
Uthe uMazibuko ubesebenza eyi-Occupational and Health Manager kuMasipala wasoThukela. |
Uthe uMazibuko ubezinikele ekuthuthukiseni umphakathi, balahlekelwe kakhulu. |
Uthe umazi kudala ummangalelwa wesithupha ngoba bakhule bedlala ibhola ndawonye kodwa ngalolo suku akazange anake noma wayekhona yini kungcatshwa ubhuti wakhe ngoba wayematasa kakhulu belungiselela umngcwabo. |
Uthe uma zingaguquki izinto kulesi sifunda kuleli sonto, iTheku lizobalwa nezifunda ezizoqhubeka zihlale ngaphansi kwesigaba 5 sokuvalwa kwezwe. |
Uthe uma zingatholakali izisombululo zenkinga kusho ukuthi baningi abantu abazolahlekelwa wumsebenzi ngoba uma amabhizinisi elahlekelwa yimali agcina ewile. |
Uthe uMbali nguye omkhuthazile ukuthi abhale leli culo ngokubona indlela ambekezelele ngayo emculweni wakhe, ebuya ezintatha. |
Uthe uMbali usithathe wasinikeza abafana abebeza ngemuva ngesikhathi beya esikoleni ngo-Agasti 14, babaleka naso. |
Uthe uMbali wahamba wayoshintsha umfaniswano wesikole, wahlangana naye engasadle nkobe zamuntu, esephethe isigubhu samanzi nenduku. |
Uthe umbango, oqhutshwa yingcosana, sewenze kwaba nabathile abaduba imikhiqizo eyenziwa ngaphakathi emishini, okuzogcina sekulambisa iningi elizophelelwa umsebenzi. |
Uthe umbango wobuqembu okhona phakathi kwesigungu esikhulu se-ANC, wenza kube lukhuni kule nhlangano ukulwa nokuntshontsha nenkohlakalo edlangile kulona. |
Uthe uMbatha wazibiza ngendodana yenyanga uSosobala Mbatha, waseNquthu, wathi kunabantu abamphoqa ukuthi adle inyama yomuntu futhi abafuna abenzele umuthi wokuthi bacebe, angakwazi ukuwenza. |
Uthe uMbeki akazange akhombise intukuthelo nokubanga umsindo emva kokuthi i-ANC imkhiphe esikhundleni, kunalokho waqhubeka nokwenza umsebenzi wakhe. |
Uthe uMbesuma oseyibamba kwiMaccabi FC kwiNational First Division nguyena omsizile ekutheni abe yilo mgadli awuye. |
Uthe umbhalo awufake ku-Instagram kuleli sonto othi: “I left that nigga...He was no fun” ubengakhulumi ngoNgizwe, ubezibhalela izinhlamvu zeculo. |
Uthe umbiko abawutholile kobehamba noMazibuko, uthe enye yezimoto yenze sengathi iyabadlula, bematasa bexoxa kwase kuqhuma isibhamu. |
Uthe umbiko kadokotela wokuhlolwa kwesidumbu uveze nokuthi ubenembobo ejulile enhlafunweni. |
Uthe umbiko kaNsele awushayi emhlolweni, emsola ngokwenzelela ethi umbiko wakhe uwuqondanise nobufakazi boMbuso kwazise kwakukhona namaphoyisa ewenza. |
Uthe umbiko kaNsele uhlukile kokwatholwa ngochwepheshe nabahlola indawo okusuke kwenzeke khona isehlakalo. |
Uthe umbiko ogcwele bawuthola ngomthombo wabo ngemva kokuthi uMshengu enqabile ukuwethulela ikomiti lezemfundo esifundazweni. |
Uthe umbiko ohlanganiswe yithimba elakhiwe yizithunywa eziphuma emnyangweni wakhe, emnyangweni wezemisebenzi, umnyango obhekelele izindaba zangaphandle kwaleli, umnyango wezasekhaya nomnyango wezamaphoyisa, phakathi kokunye uveza ukuthi zikhona izinkampani eziqasha abokufika kuphela kodwa azikho izicelo ezafakwa yilezo zinkampani emnyangweni wezasekhaya zokuthi zifuna ukuqasha abangaphandle ngoba bengekho abashayeli abawuhlobo abaludingayo kuleli. |
Uthe umbiko wakhe awuzange ubathinte omasipala njengoba ihhovisi lakhe lisebenza ukuba kube nombiko wesithathu othinta iCovid-19, ozokhishwa ngonyaka ozayo. |
Uthe umbiko wezobunhloli okwathiwa uGordhan uxoshwa ngenxa yezinsolo zawo, kuyena wawungathi shu ngempela. |
Uthe umbiko wochwepheshe uphakamisa ukuthi wonke amaphoyisa aqaphe imibhikisho mawabe ngaqeqeshelwe ukuba ahlinzeke ngosizo lokuqala. |
Uthe umbiko wokuhlolwa kwesidumbu ukhombisa ukuthi umufi washaywa ngento ethile ekhanda. |
Uthe umbondo uzobe ulethwe uNkk Thokozani MaZondi Thwala (38) ongumhlengikazi, uNksz Balungile Gumede (33) owuthisha noNksz Nompilo Zuma (33) ongumhlengikazi. Uthe le ngqophamlando yosuku ihlelwe yilaba besifazane ngokubambisana, bavumelana ukuthi benze lo mbondo omkhulukazi ngosuku olulodwa. |
Uthe umbono wabo wukuthi kuncishiswe amalungu ephalamende likazwelonke nesibalo samalungu ezishayamthetho zesifundazwe ukuze intando yabantu isebenze ngokufanele. |
Uthe umbono wokuqeda uMnyango wamaBhizinisi kaHulumeni awuphusile. |
Uthe uMboweni akazange acacise ukuthi azodalwa kanjani amathuba emisebenzi okuyinto ekhathaza abantu kakhulu. |
Uthe umbulali bekumele acabange enye indlela yokukhombisa intukuthelo yakhe kunokuthi abulale abantu. |
Uthe umbuso kumele ukhumbule ukuthi uChiliza waziyisa yena emaphoyiseni ngemuva kokuthola ukuthi uvulelwe icala lokudlwengula. |
Uthe uMbuso yiwona othumba abamangalelwa ngoba umthetho uthi kufanele ikheli liqinisekiswe engakapheli amahora awu-12. |
Uthe umbuthano wabo wabesifazane wokucijana ngezamabhizinisi abebewenzele eNquthu ube yimpumelelo. Uveze ukuthi yikho lokhu okwenze bagqugquzeleka kozakwabo ekutheni kube oweminyaka yonke. |
Uthe umbutho awusibukeli phansi isiphakamiso somakadebona benhlangano abathi labo abathinteka ezinsolweni zenkohlakalo kumele bakhishwe ohlwini. |
Uthe umbuzo okumele bazibuze wona ukuthi basawadinga wonke yini amabhizinisi kahulumeni, wengeza ngokuthi uma bewadinga kumele baqhamuke nezindlela zokuphucula indlela asebenza ngayo. |
Uthe umbuzo osalayo, uthi uMboweni uzoyithathaphi imali azokwenza ngayo isabelomali esigculisayo, uma kuzokuba khona abazothatha izinqumo ezithinta umnotho wezwe, yena engaziswa ngazo. |
Uthe umcasulile uMampintsha uma ethi uyena omenze waduma. |
Uthe umcebo wezigwili zaseNingizimu Afrika, wakhiwe ngomjuluko nokuxhashazwa kwabantu abamnyama ngakho nazo izigwili kufanele zibukwe ngelinye iso, uma zishiyela izingane zazo umcebo. |
Uthe umcimbi bazowenza minyaka yonke futhi bawuhlanganise nokuyala abafana ababona ukuthi bashiywa ngaphandle uma kukhuliswa izingane. |
Uthe umcimbi iWellness Day usemicimbi asebethembele kuyo ukuqoqa igazi njengoba kumqoka ukuthi bayihambele ngoba babhekene nengwadla. |
Uthe umcimbi omkhulu wokuklomelisa abazobe bewungenele uyoba ngoDisemba khona futhi eMnambithi. |
Uthe umcimbi uzokhombisa ukuthi iTheku liyakwazi ukuba namakhonsathi amakhulu enzelwe abantu baseNingizimu Afrika yonkana nabakwamanye amazwe. |
Uthe umcimbi uzoqala emini ngo-2 ngoNovemba 7, omhlaka 7 kuze kube ntambamakwamukeleke abantu bamabandla ezinkolo ezihlukene. Uthe kuzongenwa ngoR120 kwabahamba ngababili, kube uR70 kohamba yedwa. Abanebala elimhlophe uthe bazongena mahhala kuwona. Uveze ukuthi kuzophinde kunandise nabaculi abehlukene kuwona okukhona noKhuzani kubona. |
Uthe umcimbi uzoqala ngo-12 emini kuze kube wu-12 ebusuku. Phakathi kuka-12 no-6 ntambama kuzongenwa mahhala bese kuthi ngemuva kwalokho kube u-R100. |
Uthe umcimbi uzoqala ngo-12 emini kuze kube wu-3 entathakusa. |
Uthe umcimbi uzoqala ngo-6 kuya ku-10 ebusuku kodwa kungenzeka isikhathi baselule ngoba kunesikhalo. |
Uthe umcimbi wabo ukhombisa ukudlondlobala ngoba sekukhona nabaxhasi asebeyingxenye yawo. Uveze nokuthi uma kuncipha ukubhebhetheka kweCovid-19 bazokwenza uhambo oluzoguduza obhuqwini eSani Pass bayojika eBotswana. |
Uthe umcimbi walo nyaka uzothatha izinsuku ezimbili. |
Uthe umculi ozophuma phambili uma kuhlanganiswa wonke amavoti uzothola uR150 000 nemoto ngaphezulu. |
Uthe umculo kamaskandi wasuselwa emculweni wamahubo. |
Uthe umculo, okuyiwo aqala kuwo ngaphambi kokulingisa, uyawuthanda ngoba uyamkhulula kunokulingisa lapho wenza into eshiwo ngababhali. |
Uthe umculo wakhe ngeke ufaniswe nowomunye umculi wokholo ngenxa yokuthi usebenzise indlela acula ngayo emidlalweni yeshashalazi wenza iTraditional Gospel. Uthe yikhona lokhu okumenza ahluke kwabanye abaculi bowokholo abakhona. |
Uthe umculo wakhe ukhuluma ngempilo nezingqinamba adlule kuzo. Uphethe ngokuthi upheka i-albhamu angakabi nesiqiniseko sokuthi izophuma nini ngenxa yeCovid-19. |
Uthe umculo wakhe uzomveza ukuthi wehluke kangakanani kudadewabo, okuyinselelo aseke wabhekana nayo isikhathi eside. |
Uthe umculo weDistruction Boyz ufike ngesikhathi igqom’ ingakandi kakhulu emsakazweni. |
Uthe umculo yinto azoqhubeka nayo noma kungathiwa akawini kulolu hlelo. |
Uthe umculo yiwo owaholela ekutheni asizondeze nebandla lika- Omotoso, wagcina esesonta kulona. |
Uthe umdanso wakhe owango-2016 kodwa phesheya yima bazi ukuthi ngowakhe. |
Uthe uMdekazi uphinde watholwa enecala lokukhwabanisa ngokumela ngendlela engafanele iSANDF emuva kokuthi aqashe umuntu awayefake isicelo esachithwa ngoba engahlangabezani nezidingo zomsebenzi ayewufakele isicelo. |
Uthe umdlali owuhlobo lukaJele bayamdinga ikakhulukazi emidlalweni ebaluleke njengowangoMgqibelo. |
Uthe umdlalo, oklindelwe kuwo iziphathimandla eziwu-400 eziqhamuka emazweni ehlukene, abawuthathi kancane neze. |
Uthe umdlalo omusha obizwa ngeLembe, yiwona osekusabalele izindaba ezithi uzovala isikhala seSibaya. |
Uthe umdlalo ukhuluma ngempi yemindeni emibili, awuthinti nakancane izindaba zebandla lamaNazaretha. |
Uthe umdlalo uzoqala ngo-5 ntambama kuthi owesibili ube ngu-6.30 ebusuku. Kuyona yomibili kungenwa mahhala. |
Uthe umdlalo wabo neKampala City Council bewungelula njengoba izivakashi zishaye igoli ekuhambeni. ISundowns iwine lo mdlalo ngo 2-1. |
Uthe umdlalo wabo odlule ubanikeze isithombe sobuthaka beStars. |
Uthe umdlalo wokutshuza phezu kwesitimela usuthanda ukwehla wengeza ngokuthi sekubhoke isitabane. |
Uthe umdlavuza wase uhambe kakhulu kwadingeka ukuthi ibele lisuswe lonke bese eqala i-chemotherapy. |
Uthe umdlavuza wawuthola ususegabeni sesine okuyisigaba esinzima ngoba wawuqale emathunjini waze wangena nasesibindini. |
Uthe umdlavuza webele uhlasela abesifazane abakuzo zonke izigaba akukhathalekile ukuthi baneminyaka emingaki nokuthi baphila impilo esezingeni eliphansi noma eliphezulu. |
Uthe umdlavuza wendlala yamadoda uhlasela amadoda aneminyaka engaphezu kuka-50 kodwa nalawo ako-45 kuyenzeka uwaphathe uma kukhona owake waba nomdlavuza emndenini wawo. |
Uthe umdlwenguli akasavumelekile ukwenza umsebenzi ozomhlanganisa nezingane. Igama lakhe lizofakwa ohlwini lwabantu abenze amacala ocansi. |
Uthe uMdweshu esebuye nayo iR5, wabakhombisa ukuthi isetshenziswa kanjani. |
Uthe uMdweshu nethimba lakhe bebehlala ezindlini ezindala zasehostela bewuhlupho kubona abebehlala ezindlini ezintsha befuna ukubakhipha kuzona. Icala liyaqhubeka. |
Uthe uMdweshu nguyena owatshela uMbanjwa noMcobothi ukuthi uNdovela wayezoya nini enkantolo ayofakaza njengoba abona kumakhompuytha amaphoyisa njengoba wayeyiphoyisa. Lo fakazi uthe babezwana noMdweshu kodwa ubudlelwano babo babuye bashintsha ngokuhamba kwesikhathi. |
Uthe uMdweshu uke wabhala incwadi yohlu lwezikhalo egameni lomphakathi eyanikwa isikhulu uMnuz Joe Nene ophikweni loMnyango weZindlu eMkhandlwini weTheku lapho kwakukhona namagama abantu okwakumele badingiswe ehostela ngoba ebasola ngokuba wuhlupho. |
Uthe umehluko phakathi kwencwadi iK53 neQapheqolo Njengonwabu: Ngwenya ukuthi eyakhe incwadi ayifundisi ngezimpawu zomgwaqo kuphela kodwa ikuthatha ikubeke ngezinto ezenzeka ngaphakathi nangaphandle komgwaqo. |
Uthe uMengameli Cyril Ramaphosa kufanele aye ejele ngokubulawa kwabavukuzi baseMarikana. |
Uthe uMengameli kufanele achaze ukuthi kungani kusanqanyulwa ugesi kade ethembise ukuthi kuzoma kancane. |
Uthe umengameli ubamba uyayeka naye akasazi ukuthi enzenjani ngoba inkohlakalo idla lubi kuhulumeni wakhe. |
Subsets and Splits
No community queries yet
The top public SQL queries from the community will appear here once available.