input
stringlengths
1
130k
Uthe uma esegcina eqashiwe akakhokhelwa imali asuke eyifuna.
Uthe uma esehamba ebuyela eGoli. Ngasala ngacabanga iqhinga lokweqa. Kube nezingane ezingivakashele. Ngiphume kanjalo emzini ngisathi ngiphelezela zona. Ngithe uma ngiphuma egcekeni ngafica umngani wami esengilindile. Sibe sesigibela itekisi. Ngabuyela ekhaya, kuqhuba uNksz Ndlovu. Uthe ufike kubo kwaze kwakabili bangahambisana nesinqumo sakhe, okuyikho okumenze walibangisa eDundee eyobhalisa.
Uthe uma esehlale phansi nalezi zinhlaka futhi kwavunyelwana ngezinqumo abazithathile, uyobe esebuyisela impendulo kwabemboni yamatekisi.
Uthe uma esembophile lona ahlela ukumvulela icala, imali yenhlawulo azoyithola lapho, uzonikela ngayo kwi-Action for Inclusion Fund, okuyisikhwama esizobhekana nokuthi ngo-2020, kungabi khona umfundi ongeke akwazi ukubhalisa esikhungweni sezemfundo ngenxa yokungabi namali.
Uthe uma esevunule econsa ngebheshu lakhe esegushe ngesihlangu sakhe, uvele azizwe engumZulu woqobo.
Uthe uma eseyikhiphile i-albhamu uzodedela nama-video ezingoma eseziphumile manje.
Uthe uma esibuka, wathola ukuthi yisithombe esidala kodwa akazi ukuthi kungani sifakwe manje, nokuthi ubani osifakile.
Uthe uma esukuma eyohlola okwenzekayo, kwaqhamuka indoda yamdlwengula.
Uthe uma ethole umsebenzi omkhulu kakhulu uye aqashe abanye abantu abayitoho asuke ezobadinga izinsuku ezimbalwa ukuze aqede umsebenzi.
Uthe uma etshala ukwatapeya, ukwenza lokhu azi ukuthi uzowuvuna eminyakeni eyishumi ezayo, wathi abashayeli kumele bakhokhe.
Uthe uma exinwe yisisu ebusuku kuze kudingeke ukuthi azikhululele ebhakedeni ngoba usuke esaba ukuphumela emnyango.
Uthe uma ezihlalele nomndeni wakhe uthanda ukuhamba nawo baye noma yikuphi.
Uthe uma ezwa ukuthi ukhuluma nentatheli wabuza ukuthi kumayelana nani, maqede wathi usematasa ngeke akwazi ukukhuluma.
Uthe uMagwaza-Msibi ubefana nengane ye-IFP njengoba akhulela khona.
Uthe uma i-ActionSA ithatha amandla okuphatha eThekwini izoqiniseka ukuthi idolobha lihlanzekile futhi liphephile.
Uthe uma i-albhamu isihlangene bayobe sebehambela naphesheya kwezilwandle.
Uthe uma i-ANC ingenza into enjengalena ngoba ifuna ukuphatha, kwenza azibuze ukuthi uma sebephethe bazokwenzani.
Uthe uma i-Eskom ikwazile ukuqinisekisa ukuthi ugesi aawuhambi ngesikhathi sokhetho, ungayenza imizamo yokuqinisekisa ukuthi ugesi awuhambi ikakhulu ngalesi sikhathi sokubhalwa kwezivivinyo.
Uthe uma ifika indondo, uhlela ukuya nayo kubo ayoyikhombisa umndeni wakhe nezihlobo.
Uthe uma ikhabhinethi yehluleka wukusebenza ngokwethembeka kulolu daba iyobe izigwaze ngowayo ngoba isibhekwe ngabomvu kumanje.
Uthe uma ikhululwa indodana yakhe, uzimisele ngokumangalela uMbuso ngokubhadla kwendodana yakhe ejele ngecala engalenzanga.
Uthe uMaimane ulishintshe kakhulu iqembu wacishe walifanisa ne-ANC ne-EFF.
Uthe uMaimane umbona esendleleni ephumayo kwiDA njengoNksz Lindiwe Mazibuko, Patricia De Lille nabanye.
Uthe uMaimane wenza iphutha ngokungamvikeli uMchunu ekubeni yena (uMaimane ubehlale evikelwa nguNkk Zille isikhathi esiningi).
Uthe uma impendulo ishaya emhloleni ifoni iyamtshela ukuthi iyiyo nokuthi nazi izindlela okumele ngabe uzilandelile ukuze afike kuleyo mpendulo ayitholile.
Uthe uma iNedlac ihluleka ukuvikela abasebenzi kuzolokhu kuqhubekile ukunqandwa kweziteleka.
Uthe uma iNersa ikuphasisa ukunyuswa kukagesi izimayini zingase zingasebenzi futhi bafuna uMengameli angenelele ukulungisa isimo ngoba abakhokhi bentela abakwazi ukufaka imali emgodini ongagcwali owu-Eskom.
Uthe uma ingane ibuya nomphako ekhaya kumele umzali azibuze ukuthi kungani ibuye nakho?
Uthe uma inkantolo inquma ukuthi ukhetho luhlehle, kuzovulwa kabusha uhlu lwababhalisela ukhetho.
Uthe uma iqhubeka imibhikisho izonyuka intengo yokudla, kwande ububha okuzothwalisa kanzima abadla imbuya ngothi.
Uthe uma isicelo somlimi sesiphasile uzothola izinsiza kusebenza nezinye izidingo ezizomsiza ezibiza uR50 000. Abalimi bazoqala ukuthola amavawusha abo kusukela namhlanje baxhunyaniswe nezinkampani ezizobasiza ngabakudingayo. UNkk Didiza uthe bathole ukuthi abalimi abancane nalabo abaziphilisa ngokulima abawagcini kahle amaphepha abo okusebenza akhombisa ukuthi ibhizinisi labo liqhuba kanjani.
Uthe uma isiguli samukelwe esibhedlela sabe sesifakwa kwi-oxygen, bayaluleka ukuthi uma sesikhishiwe khona, isiguli siqhubeke nokuhlala emvalelweni izinsuku ezilishumi.
Uthe uma isimo sishuba kakhulu bayolihlaba ikhwelo lokuthi izikole zivalwe.
Uthe uma isiphelele intuthuko yaseKeystone Business Park, izofaka uR6 billion emnothweni waKwaZulu-Natal.
Uthe uma iziMeya zifelwe yizimoto noma ziyolungiswa akulula ukuthi zingavele zigibele amatekisi ziyosiza umphakathi ngoba lokho kungasho ukuthi kunabantu izidingo zabo
Uthe uma izincwadi zingathengwa ngesikhathi, ingafakwa nangesikhathi imali yezikole awukho umlingo ongenzeka emiphumeleni.
Uthe uma izindlu seziphelile uMasipala weTheku wenza isiqiniseko sokuthi ziya kubantu abafanele ngokubanika okhiye namatayitela ezandleni ukuze kungabi bikho abangena ngodli ezindlini zabanye.
Uthe uma izingane zibuyela esikoleni kunengozi yokuthi ubhubhane lweCorona lungabhebhetheka kakhulu.
Uthe uma izingane zigoduka kuzodingeka kuvezwe amaphepha awubufakazi bokuthi zihamba nomuntu ofanele, okuzodingeka kutholwe nencwadi egunyazayo enkantolo. Kuzoqashwa osonhlalakahle abawu-1 809 ukusiza nangokweluleka abahlukunyezwe yiCovid-19. Bazoqala ngalabo abavele basohlwini lomnyango, abalinde ukuqashwa. Labo sonhlalakahle bazosebenza izinyanga ezintathu.
Uthe uma izingane ziphezu kwezimbili noma ezintathu kusuke sekumele owesifazane abelethe ngokuhlinzwa.
Uthe uma iziphakamiso zabo zishaywa indiva bazowucisha ugesi ezweni.
Uthe uma izitshudeni zingaphuma ngobuningi ziyovota lokho kuzokwenza zishintshe kakhulu izibalo ngesikhathi sokhetho.
Uthe uma izwe livulwa ngoJulayi noma nganeno kwawo bazozama ukumpintsha kodwa uma lingase livulwe ngoNovemba kuyoba nzima.
Uthe umakhelwane wakhe owafakaza ecaleni elalibhekene noLekota nayeboshwe nabo, elaphetha ngokuthi batholwe benecala bagwetshwa.
Uthe uma konke kuhambe kahle uzodedela i-EP ngamaholidi ePhasika, okuyilapho kuzozwakala izingoma zakhe, ezingakaze zizwakale. Lo mklwebhi wamapuleti usanda kukhipha ingoma ethakaselwa ngabaningi, apike kuyona uMafa no-Amanda ethi Falling For You.
Uthe uma kuboniswana kubhekwa ukuthi umfelokazi ngabe usengumalokazana obesemusha, ophakathi nendawo noma ungumama.
Uthe uma kubulawa iphoyisa elilodwa kumele lokho kuthathwe njengokuthi kuvukelwa isizwe sonke.
Uthe uma kucutshungulwa, kuyabonakala ukuthi leli gciwane, uma uliqhathanisa neBeta (okuyigciwane leCorona eselizishintshile elatholakala kuleli) lona lisabalala ngokuphindaphindiwe.
Uthe uma kucwaningwa ngokuhlela umndeni ngokwendoda, kusuke kubhekwa umkhiqizo ongaba yiphilisi okulula ukuthi iphinde ikhulelise uma isiyekile ukuhlela, elingeke liphazamise imizwa yocansi futhi elingabizi kakhulu.
Uthe uma kudingeka baye enkantolo bayokwenza lokho.
Uthe uma kudingeka ukuthi abhale unkosikazi wakhe emaphepheni akhe abalulekile akakwazi ukumbala njengonkosikazi umbala njengomama wezingane.
Uthe uma kufuneka imali kubazali kuthunywa lo thisha wesibhamu ukuthi kube wuyena okhulumayo ngoba esatshwa.
Uthe uma kuhlolwa isidumbu inxeba lokudutshulwa ngalinye kufanele likalwe kulotshwe phansi ukuze kusetshenziswe njengobufakazi enkantolo.
Uthe uma kukhona abangene ngokungemthetho bazokhishwa uma kungukuthi abaziphumeli ngokwabo.
Uthe uma kukhona abantu abacabanga ukuthi uyoyeka umsakazo yinto engeke yenzeke leyo njengoba kuyinto ayithandayo.
Uthe uma kukhona abazali abanquma ukuthi izingane zabo zingalubhadi ezikoleni kusukela kusasa, hhayi ngenxa yeCovid-19 kodwa ngezizathu ezaziwa yibona, lokho basakuhlela njengomnyango.
Uthe uma kukhona akuqonda ngendlela ehlukile kunoCele, uyakuveza noCele wenze kanjalo kuye, bese kuhlalwa phansi kuyaboniswana kuthathwe isinqumo esifanele.
Uthe uma kukhona imali ayithola kudliwa imali yaseVBS Mutual Bank, wayithola engazi ukuthi iphume ngomkhonyovu.
Uthe uma kukhona izindaba ezithinta umsebenzi bazixoxa ngqo nomuntu osuke ethinteka.
Uthe uma kukhona ukusabela ezokuphepha, amacala ayoyiswa kwenye inkantolo.
Uthe uma kukhulunywa emphakathini kumele kukhu­lunywe ngezinto ezizokwakha hhayi ezizobhebhethekisa udlame.
Uthe uma kulinganiswa kudingeka umgomo ongu-1.5 million ukuze kugonywe abantu abangu-60% base-Afrika.
Uthe uma kunabasebenzi abanele kuzogwemeka amaphutha ezibhedlela.
Uthe uma kunemibhikisho izinsuku ezintathu, lokhu kusho ukuthi le nkampani iyahlomula. Uthe lokhu kuveza ngokusobala iqhinga labo lokuzama ukuhlala isikhathi eside enyuvesi.
Uthe uma kunephoyisa elingasifakile isifonyo emsebenzini, lokho kuthathwa njengokuphula umthetho kathaqa.
Uthe uma kunesidingo, bazocela uMnyango wezeziMali ubalekelele ukuthola abantu abanolwazi olunzulu ukuze basize e-Eskom.
Uthe uma kunesidingo bazokwengeza isibalo sezimantshi ezinamava, esezathatha umhlalaphansi kanjalo nabashushisi abazolandwa ukusheshisa lawa macala.
Uthe uma kunesidingo sokuthi kushintshe imiphumela emuva kokumenyezelwa kwayo uma sekulungiswe izikhalazo, bangaya ngisho eNkantolo yezoKhetho ukuze kuguqulwe leyo miphumela.
Uthe uma kunesinqumo esinjalo kufanele silethwe ebuholini besifundazwe sizodingidwa khona.
Uthe uma kunesiteleka abasebenzi bayashayeka ngoba abaluholeli usuku abangalusebenzanga.
Uthe uma kunezinguquko ezenzekayo, bazowazisa umphakathi.
Uthe uma kungagxilwa kulaba bafundi lokhu kungaba nomthelela emiphumeleni ka-matric.
Uthe uma kungakavunyelwa, kuzophoqa ukuthi isibalo sabantu abazoba yingxenye yawo sincishiswe kodwa abantu ngeke basale ngaphandle ukubona okuyobe kwenzeka njengoba uzobe usakazwa bukhoma kwithelevishini.
Uthe uma kungaqhamuka ithuba emsakazweni angalithatha njengoba nawo engawuyekile.
Uthe uma kungase kukhulunywe nezinye izikhulu ezaziphethe lezi zinkampani, zingaveza obala ingcindezi ezaziphansi kwayo ngokuthi ziqoqele le nhlangano imali.
Uthe uma kungenjalo kuyobe kukhomba ukuthi awukho lowo hulumeni.
Uthe uma kungenzeka angene kuTop 10, uzoqhubeka nokusebenza kanzima alalele konke atshelwa khona ukuze enze kahle isonto nesonto.
Uthe uma kunjena bakhumbula isigameko sika-1976, lapho amazwe angu-9 aduba ukungenela uMiss World, njengoba elalukeli lalingavumelekile ukuba yingxenye yalo mcimbi ngenxa yobandlululo.
Uthe uma kunohlelo lomnyango lokulungiswa kwesikole, akekho umuntu ovunyelwe ukulumisa.
Uthe uma kunombango bayakwazi ukungenelela ngokuthi bamise inkokhelo ebitholwa wumculi osolwayo.
Uthe uma kuphinde kuba khona okunye ukuhlangana okuthinta inkolo, amaphoyisa ayokwenza okufanayo abophe abaphula umthetho ngaphandle kokuthi adelele inkolo yabazobe beboshwa wathi lokhu kufaka zonke izinkolo.
Uthe uMakupula ukhulele eMdantsane, wangena ezinhlakeni zentsha esafunda eWongalethu High.
Uthe uma kuqashwa izikhulu nabazohlala kumabhodi alezi zinkampani, akuzukuthathwa uvucu.
Uthe uma kuqhubeka inkoleloze yokuthi abantu base-Afrika abayifuni i-America kwenza kuzobanzima ukuthi lelizwekazi lihehe abatshalizimali abazodala amathuba omsebenzi.
Uthe uma kusaqhubeka ukuba khona amaqembu qembu kule nhlangano, kusazoqhubeka ukweyisana, ukubukelana phansi kuyona ngokusebenzisa izinkundla zokuxhumana.
Uthe uma kusondela izinsuku zokuthi kumenyezelwe ingoma ezohlukanisa unyaka bengakuhoxisile ukuthi iyavotelwa bazovinjwa yinkantolo abakwaSABC.
Uthe uma kuthengwa online izinamba zokugcina ekhadini ezivamise ukucelwa kwabathengayo zizoshintsha ihora nehora okusho ukuthi lapho kuthengwa khona ngeke babe nayo yonke imininingwane yekhasimende.
Uthe uma kutholakala izinsiza kusebenza ngokushesha, kungekudala abantu abahlaliswe ematendeni bazosizakala.
Uthe uma kutholakala ukuthi kukhona abagilekile ngenxa yaleli bhanoyi bazobuyiselwa imali yabo uma sekuphothulwe uphenyo kodwa abebegqugquzela abanye ukuthi bazongena ngeke bayithole imali yabo ngoba nabo banecala.
Uthe uma kutholakala ukuthi kunobuqiniso ezinsolweni zenkohlakalo udaba baludlulisela kwiLabour Relations ukuze labo abathintekayo baqondiswe ubugwegwe.
Uthe uma kuwukuthi abagibeli kabanazo izifonyo, itekisi ingalayisha * -70%, wabagibeli okusho ukuthi itekisi elayisha 15, isizolayisha abagibeli abangu-10, kuthi elayisha abangu-22, yona ilayishe abangu-15.
Uthe uma kuwukuthi abakwazi ukuphatha bodwa umkhandlu, bazosebenza namanye amaqembu.
Uthe uma kuwukuthi lesi sinqumo sithathwe emuva kokuthi abameli nenkantolo bavumelana ngokuthi konke sekumi ngomumo inkantolo ingakuphikisa ukuhoxa kwabameli ngenxa yokuthi umthetho iLegal Practitioners Act nemigomo yokuziphatha kwabameli ayikuvumeli ukuthi kube khona okuzophazamisa ukushesha kokuqulwa kwecala, inkantolo ingabanxusa abameli ukuthi baqhubeke uma isizathu kungesemali kuphela.
Uthe uma kuwukuthi uRebecca akayithandi into eyenzekile kungani engathathi izinyathelo zomthetho.
Uthe uma kuya ngokuthi ucwaningo luphakamisa ukuthi ukhetho luhlehle, bazofaka isicelo sokuba luhlehle.
Uthe uma kuyindawo evalekile enkulu isibalo kumele singadluli ku-250, kuthi imicimbi eyenzelwa esidlangalaleni kumele isibalo sabantu singeqi ku-500.
Uthe uma kuyinkampani eletha ukudla enenkinga kumele ichithwe kufunwe enye noma kuthathelwe izinyathelo abaphathi base-Addington uma benephutha. Akukona okokuqala esifundazweni ukuthi kuvele izinsolo zezinkinga zokudla kwabagonqile ezibhedlela.
Uthe uma kwenzeka engabuyeli uKaMagwaza-Msibi kwesephini likangqongqoshe kodwa uzoba khona ePhalamende emele iNFP, abakungabazi lokho.
Uthe uma kwenzeka ephakanyiselwa esikhundleni kwi-EFF uzosithatha ngoba usebenzela abantu.
Uthe uma kwenzeka ulunywa yinyoka kumele ubophe inxeba ngebhandishi, bese uphuthuma esikhungweni sezempilo. Uthe kumele uqaphele ukuthi awuliqinisi kakhulu kuze kuphazamiseke ukuhamba kwegazi ngoba ungagcina uqunywa kanti inyoka ekulumile ayinabo ubuthi.