input
stringlengths 1
130k
⌀ |
---|
Uthe ukuthi isifundazwe sinezindawo zasemakhaya akuchazi ukuthi igciwane lizohlasela kulezi zindawo. |
Uthe ukuthi kwenzekani phakathi kwakhe noVusi, kakudokwe ligayelwe omunye umuntu. |
Uthe ukuthi niyazana nomuntu akusho ukuthi ungachema uma ulandela umthetho ungagudluki kuwo. |
Uthe ukuthi umfundisi wamlobola umshana wakhe akumnikezi igunya lokuthi amhlukumeze.Ucele abantu ukuthi bangene nasekhasini likamsolwa ukukhuza ukuhlukunyezwa kwabesifazane. |
Uthe ukuthi umkhiqizo awuyekeki uma umuntu eke waqala ukuwusebenzisa, akusho ukuthi ngalokho uyadingeka ukuze umuntu aphile. |
Uthe ukuthi unalo noma cha igciwane akudokwe ligayelwe muntu. |
Uthe ukuthola imiphumela emihle ku-matric wanyakenye othole u-83.3%, yikhona okwenze abazali bashintsha umqondo babuyisa izingane zabo, kanti sebezohlangabezana nale nkinga yokuphucwa othisha. |
Uthe ukuthola imiphumela emihle kwalesi sikhungo kulele endleleni ahlela ngayo indlela yokufunda njengoba ethi ngoDisemba ikilasi lika-matric lika-2019 beseliqalile ukufunda. Uthe yize othisha bevule izolo kodwa yena nabanye othisha ababeyiziboshwa kuleli jele bese beqalile ukwendlalela ngokufundisa ngoDisemba. |
Uthe ukuthola umntwana akukho ezinhlelweni zabo okwamanje kwazise usazimisele ngokuqeda izifundo zakhe kuqala ngaphambi kokuba baqale umndeni. |
Uthe ukuthole kunzima ukuphoxa abantu abaningi kangaka abakhombise ukumethemba, wabatshela ukuthi akulindwe isikhathi sokuphakanyiswa kwamagama kuhlonishwe inqubomgomo ye-ANC. |
Uthe ukutholwa kwalawa matshe sekuwunikeze ithemba umphakathi wakwaHlathi ontula umsebenzi. Ngenxa yalokho, uthi ngeke kube lula ukuthi uhulumeni atshele abantu ukuthi ababuyele emakubo akulona idayimane langempela leli. |
Uthe ukuthunyelwa kwezinsiza eziseqopheleni elifanele, kusiza abasebenzi bezempilo nomphakathi ohambela izibhedlela kule ndawo. |
Uthe ukuthuthukisa ingqalasizinda yezempilo yinto emqoka ngalesi sikhathi futhi ubatshelile abaholi bezifundazwe ukuthi kumele kuthi kwakhiwa lezi zibhedlela zesikhashana kodwa kubhekwe nendlela yokunweba lezi ezivele zikhona. |
Uthe ukutshwala kweNgonyama phakathi kwamabili kuyenziwa nakwezinye izizwe okubalwa nesakhe, samaNdebele. |
Uthe ukuvakashela izintombi, izihlobo, nabangani akuvumelekile. Odabeni lotshwala uthe ngoLwesihlanu kuya ngeSonto akumele utshwala buhanjiswe noma budilivwe. |
Uthe ukuvalelwa ngaphandle yi-ANC ezintweni ezimqoka kuyizinkomba zokufadabala kobudlelwano obuhle ekade benabo. |
Uthe ukuvalwa kwalo mzila kuzobuyisa isithunzi semboni kunike nezinhlangothi ezilwayo ithuba lokuhlala phansi kuxoxwe. |
Uthe ukuvalwa kweHilltop kwenzelwa ukuthi abasebenzi bakwazi ukuhlala ngabodwana ukuze uma kunezimpawu ezidinga ukuthi bahlolwe bakwazi ukuhlolwa. |
Uthe ukuvalwa kwemingcele kufanele kuhambisane nocwaningo lwesayensi ukuze kuvikelwe nomnotho. Uveze ukuthi uhulumeni uhlale elubheka ucwaningo futhi zizokwenziwa maduze izimemezelo ngodaba lwemingcele uma ikhabhinethi isixoxile. |
Uthe ukuvalwa kweVBS kuzohlukumeza abantu basemakhaya akade benethuba lokulondoloza imali ebhange elibhekelele izidingo zalo kwazise iVBS ibithathwa njengebhange lomphakathi. |
Uthe ukuvalwa kwezindawo ezidayisa utshwala kuzosiza kwehlisa izingozi emgwaqeni kanye nodlame oludalwa abantu uma sebephuzile. |
Uthe ukuvalwa kwezivakashi kushaya amahhotela, iziqiwi, amabhizinisi aselokishini, ezokungcebeleka namanye amabhizinisi amancane ancike kwezokuvakasha. |
Uthe ukuvela ekomitini akusho ukuthi banamacala. |
Uthe ukuvela kukaNkk Gumede ekomitini eliqondisa ubugwegwe kuzobhungwa emhlanganweni wesigungu esiphezulu se-ANC. |
Uthe ukuvela kwekhono lwezokukhangisa esenza unyaka wesibili ezifundweni zobumeli e-University of KwaZulu-Natal (UKZN), kwenze wangacabanga kabili kodwa wavele wasungula inkampani yakhe osekuyiyona aziphilisa ngayo manje. |
Uthe ukuveze lokhu ngoba egqugquzela amadoda ukuthi aganwe kodwa wathi akazimisele ngokuphawula kwabezindaba ngezinto ezithinta umndeni wakhe. |
Uthe ukuvikela isicoco seChampions League yinto engenzeka. “Kodwa udinga ukuthi abadlali bakho bangalimali, futhi babe sefomini. Kumele ungalishintshi iqembu lakho owine ngalo. Thina sibulawa ukungabi khona kukaKeagan Dolly. Indawo yakhe iyabonakala kodwa angisho ukuthi ngeke sidlale sinqobe uma engekho. Bengidlalisa uThemba Zwane kodwa bekungenele njengoba yena edlala ngonyawo lwesokudla, kanti akasheshi njengalona ohambile.” |
Uthe ukuvikeleka kwabasebenzi bezempilo yinto ebaluleke kakhulu. UMkhize uthe izimo zenze kwaba nokubambezeleka ekusabalaliseni imigomo. |
Uthe ukuvota kumkhumbuza izikhathi zakudala bezabalazela izwe. Uthe usazimisele ngokubuyela ephalamende likazwelonke ayosebenzela abantu. |
Uthe ukuvota kunika abantu abasha izwi. Uveze ukuthi bebengebade olayini ngoba kumthathe amaminithi amahlanu ukuvota. |
Uthe ukuvota yilungelo elalwelwa kwafa abantu ngakho kubalulekile ukuthi abantu bavote. |
Uthe ukuvula kwakhe leli khasi akuchazi ukuthi useyaphuma eLadies House usazoqhubeka abekhona kodwa izindaba zokusiza abantu bazozixoxa ekhasini lakhe azokwazi ukulilawula. |
Uthe ukuvulwa kwezikole kuhambe kahle kusona sonke isifundazwe kanti izinsiza zokugwema ukubhebhetheka kweCovid 19 zikhona ezikoleni. |
Uthe ukuvulwa kwezikole kumele kuqale ngasekupheleni kwenyanga ezayo nakhona kumele kubuyekezwe ukuthi ukubhebhetheka kwegciwane kuyehla na. |
Uthe ukuvuma kwakhe ukukhokha kusho ukuthi usengumuntu osefana nogwetshiwe. Uqhube wathi ubenikwe amasamanisi okuba avele enkantolo ePitoli ngoMeyi 22 nonyaka, wabe esekhokha inhlawulo kaR1 000. |
Uthe ukuvunyelwa kwalo mgomo kuleli kulandela ulwazi ngawo oluthunyelwe iSAHPRA ngabakhiqizi bawo phakathi kukaMashi noJuni, obekubhekwa kulo ukuphepha, izinga nokusebenza kwawo. |
Uthe ukuvuza kwamapyipi amanzi kuyaye kuholele ekutheni kwengezeke isikweletu samanzi. |
Uthe ukuwahlelela kahle amaholidi yikhona okwenza ukuthi abantu bajabulele ukuza eThekwini. |
Uthe ukuwelela esigabeni sesibili, kusho ukukhululeka kwabantu bakuleli kulandela ukuphila kwabo ngaphansi kwemithetho enzima izinyanga ezinhlanu ngaphansi komthetho kathaqa. |
Uthe ukuwina indebe yakhe yokuqala eFree State, okuyindawo lapho kwazalwa kwaphinde kwashonela khona unina, kuyinto enkulu kuyena. |
Uthe ukuwina kufeze izifiso zakhe zeminyaka ngoba ukungenela kuye bekusho lukhulu. |
Uthe ukuxhashazwa kwamaciko ngale ndlela wumkhuba omdala obuwenzeka ngisho nangezikhathi zoHenry Cele, owalingisa indawo eqavile emdlalweni UShaka Zulu. |
Uthe ukuxoshwa akusiyona into enkulu eke yamphatha kabi ebholeni. |
Uthe ukuxoshwa kwakhe bekwenziwa wosikhotheni abangesiwo ngisho amalungu eNFP. |
Uthe ukuxoshwa kwamaphoyisa amathathu kwenza abe ngu-11, amaphoyisa asexoshiwe uma kuhlanganiswa nalawo ayisishiyagalombili abesebenza esiteshini iCambridge, e-Eastern Cape nawo angenela isiteleka esingavikelekile,” kusho uNaidoo. |
Uthe ukuxukuzisa umqondo ngokucabanga izinto ezinhle kunomthelela omuhle engqondweni yomuntu noma ngabe wukuthi izinto azihambi ngendlela abefisa ukuthi zihambe ngayo empilweni. |
Uthe ukuyisa uMnyango enkantolo ngalokhu sekuyoba yinto yokugcina, kodwa abakufunayo njengamanje ukuthi kuhlalwe phansi kuhlelwe kabusha ngoba iCovid-19 idla amagalane. |
Uthe ukuyobona umndeni olahlekelwe yisihlobo ngaphambi kokuthi kufike usuku lomngcwabo wusiko olwenziwa ngabantu okungenye yezinto ezikhombisa ubuntu kodwa manje lowo mkhuba omuhle uphetha kabi. |
Uthe ukuzalelwa enhlanhleni kwabamnyama “ukukwazi ukudla izigidigidi zabakhokhi bentela bese uphinde unikezwa amandla okuphatha ngemuva kokhetho. Uma kuyinhloso yabantu ukuthi wonke umuntu ahlupheke kuleli izinhlelo zabo zihamba kahle.” |
Uthe ukuze abantu balekeleleke ekutheni bangazitholi sebenokhwantalala lokungaphumeleli kwezinhlelo zabo ngenxa yemali, ukuphelelwa wumsebenzi nokungahambi kahle kwezinto kulo nyaka, kumele bangalehlisi izinga lokuphupha ngezinto ezinhle nabafisa ukuthi zifezeke empilweni. |
Uthe ukuze abe lapho ekhona akubanga lula ngoba imali yokufunda yayingekho kubo lapho ekhuliswe khona womamncane nomalume. Ukhuliswa womalume nje, yingoba umndeni wakhe mkhulu futhi usondelene kwazise umkhulu wakhe wayethathe isithembu. |
Uthe ukuze afunde ukunakekela umndeni nokukhulisa izingane wasizwa nguDkt Zolile Mlisana. |
Uthe ukuze bakwazi ukugcina ithalente futhi balinakekele basebenzisana nezinhlangano zezemidlalo ngokuhlukana kwazo. |
Uthe ukuze behlise izibalo zabalaxaza isikole basebenzisa uhlelo i-Quality of Learning and Teaching Campaign (QLTC), oluhlanganisa izinhlaka ezehlukene okubalwa nabazali nezinye izinhlaka. |
Uthe ukuze icala lingabi nokuchema, kubalulekile ukuvikelwa kofakazi. Ube esetshela uTsautse ukuthi uyoze abuyele enkantolo ngoLwesihlanu, lokhu kuchwazise inkantolo ebigcwele abebezokweseka uMbuso. |
Uthe ukuze izikole zikwazi ukuqasha abantu abadingekayo ngalesi sikhathi, zikwazi nokukhokhela othisha, kulele ekutheni abazali bakhokhe imali yesikole. |
Uthe ukuze kufundeke ngokukhululeka, kudingeka amanye amaklasi amahlanu azokwengezwa ukuze abafundi baqhelelane ngokwanele. |
Uthe ukuze kulandelwe imigomo ebekiwe amaqembu okubalwa nalawo angekho ePhalamende nasezishayamthetho kumele aveze abaxhasi. |
Uthe ukuze ugome, kumele uphathe umazisi, ikhadi lesitshudeni noma lokuba wumsebenzi. Kuthiwa izitshudeni ezingu-100 ezigome kuqala zizothola u-4G we-data isitshudeni ngasinye. Kuthiwa izitshudeni nabasebenzi kumele baqinisekise ukuthi bazihlolile isimo sempilo ngaphambi kokuthi bagome ngokuthinta inombolo ethi *134*832*2# noma bavakashele i-website ethi; https//healthcheck.higherhealth.ac.za . Kuthiwa bangaphinde basebenzise inombolo yeWhatsApp ethi 0600 1100 000. |
Uthe ukuze uMnyango ugqugquzele othisha ukuthi baye kulezi zindawo unikeza othisha isibonelelo ukuze baye lapho ozakwabo bengathandi ukuya khona. |
Uthe ukuze ushintshe isondo udinga isipanela, inut-lock, ujeke, unxantathu oxwayisa abanye abashayeli nesondo eliyisipele. |
Uthe ukuzifihla kwesinye isikhathi kuholela ekutheni intombi nto ingene esilingweni ebesingagwemeka. |
Uthe ukuzikhandla efunda yikhona okumenze wadabula ezifundweni zakhe. |
Uthe ukuzikhandla kwakhe nokungena lapho kuvalwe khona, yikona okwenza umsebenzi wakhe waziwe. |
Uthe ukuzilolonga kumsiza ngokuthi akwazi ukulawula izifo ezingamahlala khona. |
Uthe ukuzimisela kwakhe yikona okwenze noRamaphosa amfake kwikhabhintethi yakhe. |
Uthe ukuzimisela nokuthanda umsebenzi wakhe yikhona okumbeke lapho ekhona manje. |
Uthe ukuzimuka ngomzimba akusiyo into yamanje kodwa yinto azalwe nayo. |
Uthe ukuzinza kwabo e-Richards Bay kuza namathuba amaningi kwazise kunezimboni kanti futhi indawo ethuthuka ngesivinini. |
Uthe ukuziqeqesha neqembu kuleli sonto bekungekho lula ngoba ubengazi noma ajabule noma akhale njengoba umdlalo waleli qembu neBlack Leopards kusasa kuzoba umdlalo wakhe wokugcina. |
Uthe ukuzithoba nokwesaba uNkulunkulu yikhona okwamthatha kule ntokazi futhi wayibona yehlukile kunezinye ngoba ayibheki okushiwo ngaye kodwa yamukela ekwaziyo. |
Uthe ukuzivikela kwiCovi-19, kudinga ukuthi abantu baqhelelane ngebanga elifanele, umuntu ayohlala yedwa uma kwenzeka esehaqekile, nokuthi abantu baye esibhedlela uma kunezimpawu abazibonayo zaleli gciwane. |
Uthe ukuzivocavoca kuyasiza ukukhipha ukungcola ngomjuluko esikhumbeni somuntu, bese ephuza amanzi kakhulu emva kwalokho. |
Uthe ukuzivocavoca yikho okumenza ahlale ekhululekile emqondweni. |
Uthe ukuzolingisa kulo mdlalo kuphoqe ukuthi ashiye ikhaya lakhe eGoli njengoba engowokuzalwa khona. |
Uthe ukuzothula kwakhe ubufakazi kwikhomishini ukwenze ukuze abantu babone ukuthi izikhulu eziphezule zeSAA zazinengcindezi engakanani. |
Uthe ukwabelana nabampofu yinto ekuyena ngaphakathi futhi uhlezi elula isandla exhasa ngokuncane anakho. |
Uthe ukwakhiwa kwezikhungo zokuphehla ugesi, iKusile neMedupi, kunyuke ngoR300 billion uma uqhathanisa nemali eyayihleliwe. Uqhube wathi ukungaphathwa ngendlela kwezimali, ukuxosha abantu abanamava kufakwe abangazi lutho nenkohlakalo, yikhona okulimaze i-Eskom. |
Uthe ukwakhiwa nokufakelwa kukagesi namanzi ezindaweni eziyimijondolo akusho ukuthi kuthunyelwa umyalezo othi abantu sekuyindawo okumele bahlale kuyo unomphela, kodwa umasipala unezinhlelo zokubakhela izindlu ngenhloso yokunciphisa imijondolo ezindaweni ezakhele iTheku. |
Uthe ukwanda kwenzingane kuyenziwa uhlelo lokukhulelwa kusetshinziswa ubucwepheshe i-In vitro fertilization (IVF). |
Uthe ukwaze ukuzamukela indlela ayiyona ngokuthi angesabi ukukhuluma ngendlela abukeka ngayo kontanga yakhe bese eyabacoba kuhlekwe. |
Uthe ukwehla kukaphethroli kuzokwehlisa ukudla kanti kulindeleke ukuthi kwehlise nemalimboleko. |
Uthe ukwehla kukaphethroli no-oyela ongahluziwe kusho ukwehla kukadizili okusho ukuthi abalimi bazogwema izindleko. |
Uthe ukwehla kwesibalo sabantu abasha abazimisele ukuvota, kuchaza khona ukuthi intsha isiphelelwe yithemba lokuthi kukhona okuthile uhulumeni angase ayenzele khona. |
Uthe ukwehlisa ukubiza kwe-data ngenye yezinto abazisukumelile emuva kokuthi intsha ikhala ngokumba eqolo kwayo. |
Uthe ukwehlukana kwemibono akukhona ukuxabana ngoba kwiDA kuyaboniswana. |
Uthe ukwehluleka kobuholi bukamasipala waseMsunduzi ukugcina idolobha lihlanzekile kuwukubuyisela emuva lokho okwalwelwa wuTambo. |
Uthe ukwehluleka ukungenela ukhetho kwadala ukuthi balahlekelwe wukwethenjwa ngabantu. |
Uthe ukweletwa nenkomo yokuhlawula isigodlo ngoba umndeni kaNokwanda wafika namaphoyisa uzomlanda. Inkomo yokugcina uthe ngeyokumelapha. |
Uthe ukwenyuka kwezibalo zabahlolelwa leli gciwane nsuku zonke, ezabahaqekayo, ezabashonayo nezabalaliswa ezibhedlela zikhomba ukuthi sisengcupheni yokungena kwalesi sivuvu. |
Uthe ukwenyuka kwezibalo zeCovid-19 kuleli, kudalwa ngumengameli odonsela isigingci sabelungu. |
Uthe ukwenza ezibukwayo kwabezejubane kwenza babone ukuthi izindondo eziwu-15 abazibheke eqenjini bangabuya nazo. |
Uthe ukwenza incwadi yefa kumahhala ezinkampanini eziningi zabameli, kudingeka kuphela ukuthi ubenemali encane yokuvula amabhuku, wathi kubona lokho kuwu- R500 kuphela. |
Uthe ukwenza kahle kwaleli qembu okhethweni lokuchibiyela olusanda kubanjwa kukhombisa ukuthi likulungele ukudla umhlanganiso okhethweni lohulumeni basekhaya. |
Uthe ukwenza kahle kwaMaZulu kumkhumbuza iminyaka yawo-1970, 1980 nasekuqaleni kweyo-1990 lapho leli qembu lalibalwa namanye kwahamba phambili futhi amakhulu ebholeni eNingizimu Afrika. |
Uthe ukwenza kukaGigaba kwakwenza bazizwe bebukeleka phansi noma bedeleleka. |
Uthe ukwenza le mibhikisho kuzoba wubudedengu obukhulu obungaba yingozi. |
Uthe ukwenza lokhu ngenxa yokuthi ufuna ukuzisiza yena njengoba eseyisigqila sale nto. |
Uthe ukwenza umsebenzi wakhe ukubavikela ngoba uyakholelwa wukuthi uma imbokodo ijabule nesizwe siba nenqubekela phambili. |
Uthe ukwenzeka kwalesi sigameko kubahlukumezile kakhulu abazalwane njengoba kwenzeke phambi kwabo bebuka. |
Subsets and Splits
No community queries yet
The top public SQL queries from the community will appear here once available.