input
stringlengths
1
130k
Uthe ukupenda umzimba yinto ayenza ngesikhathi sakhe uma esekhaya enesikhathi sonke.
Uthe ukuphasa kwakhe ngamalengiso iyona ndlela abefisa ukubabonga ngayo ngokumkhulisa kusukela esemncane.
Uthe ukuphasa * -matric kumbuyisele inhlasi yethemba ngokuthi impilo yakhe neyomndeni wakhe isizoshintsha.
Uthe ukuphatha kwe-EFF Student Command kwezinye izikhungo zemfundo ephakeme akusho ukuthi abafundi abasayizwa indaba yezinhlaka zabo kodwa kudalwe yimibango yezikhundla.
Uthe ukuphela komsebenzi yikho okumenze wazinika isikhathi sokubuyela ebhizinisini njengoba aqala ngokuba netafula lokwenza izinzipho eminyakeni eyedlule.
Uthe ukuphepha kubhubhane iCovid-19 yinto eqashelwe kakhulu ngoba noma besemigqeni, kuyagcizelelwa ukuthi baqhelelane.
Uthe ukuphoqwa kwabaqashi ukuthi baholele abantu umgomo womholo omncane kazwelonke kwenza abaqashi bangasandisi isibalo sabasebenzi ngoba benqena ukwandisa izindleko zabo.
Uthe ukuphuma iqhubu nabaholi abasebenzi kuyimizamo yokubavala imilomo njengoba besuke belwela amalungelo abasebenzi .
Uthe ukuphuma kwezindlovu kuyacacisa ukuthi nezinye izilwane zasendle zizophuma uma lungalungiswa ucingo.
Uthe ukuphupha ucansi akufanele abantu bakuthathe kancane ngoba kusuke kukhomba inkinga.
Uthe ukuputshuka kwephepha kuyisenzo sobugebengu ngakho okuzotholakala ukuthi bayathinteka, amaphoyisa azobhekana nabo.
Uthe ukuqala lo mkhankaso kube yisu lezinye izitshudeni. Uthe uma bebala abakweletayo bathole ukuthi badinga uR1 million.
Uthe ukuqapha isimo ngelokhozi kulabo abamele amaqembu kanjalo nalabo abangenele ukhetho ngokuzimela kusize kakhulu kulesi sehlakalo.
Uthe ukuqaphelile wukuthi amaphoyisa abemdubula akuwona awendawo kodwa alethwe ngoba kunwetshwa isikhathi sikathaqa. Umholi weDA KwaZulu-Natal, uMnuz Zwakele Mncwango, usukumele lolu daba waxhumana nomndeni wathi uzowusiza ukuthi udaba luphenywe luze lufike ekugcineni.
Uthe ukuqashisa kwesitolo kuyabasiza ngoba bona kabanawo amandla okudayisa kulesi sitolo.
Uthe ukuqashwa kakhulu kwabokufika kungenxa yokuthi abaqashi basuke befuna ukonga imali kwazise babakhokhela kancane ngendlela engahambisani nemithetho yezabasebenzi kuleli.
Uthe ukuqeda ngamaphuzu amathathu ngokwakhe kuzosho ukuvala kahle kwazise isizini yabo ayibona ibe ngengcono.
Uthe ukuqeqeshwa epulazini kumfundise nomsebenzi wokulima nokuphatha ibhizinisi.
Uthe ukuqhinqa kwakhe kuhambisana nesikhathi sokuzila. Bazolokhu bexhumana naye noma bengezohlangana.
Uthe ukuqhubeka nalolu hlelo kuyaphuthuma futhi imigomo kudingeka ibuyekezwe ngokushesha.
Uthe ukuqhuma kwezigubhu zikagesi okugcina sekuphazamisa ukuphakelwa kukagesi namanzi, kubangelwa ukuxhunywa ngokungemthetho kukagesi imvamisa okwenziwa yilabo abavele bazakhele endaweni ngenkani.
Uthe ukuqhunyiswa kwezibhamu okuzwakale eNkandla kumele kuphenywe ngakho, bese abathintekayo baboshwe.
Uthe ukuqikelela kwabazali ngaso sonke isikhathi kuzosiza kakhulu ekutheni bagweme ukuthi izingane zabo zizithole sezithelelana ngegciwane.
Uthe ukuqinisekisa ukuthi akukho ukwenzelela nokulahleka kwesithunzi samaphepha, kuzoqikelelwa uma sekumakwa.
Uthe ukuqokwa komuntu ozosebenza ngokugcwele kuzomenza ukuthi akwazi ukuthatha izinqumo ezingujuqu ngoba uzobe engabambile.
Uthe ukuqokwa kumaFeather Awards ubengakulindele futhi kubathusile.
Uthe ukuqokwa kwakhe kulo mcimbi kumkhombisile ukuthi abantu bazithandile izingoma zakhe azakhele ngazo igama endimeni yomculo.
Uthe ukuqokwa kwakhe kumenze akhuthazeke ngoba abantu bayakubona akwenzayo.
Uthe ukuqokwa kwalo mphathi akukaze kwawusiza umnyango.
Uthe ukuqola kusetshenziswa uhlelo lwe-mobile bankinga kunyuke kwafinyelela ku-100% kwadla uR28 941 040.
Uthe ukuqoqa kwabo imali engaphezu kukaR2 million kusho ukuthi bazokwazi ukusebenza izinyanga ezimbili uma kungase kuthiwe ayikho imali engenayo.
Uthe ukuqoshwa kube sekuqhubeka ngendlela ngemuva kokuthi kwehle imimoya.
Uthe ukuqubuka komkhuhlane kuqinisekiswe ngodokotela bezilwane abebeyohlola le ndawo ngo-Ephreli 13, lapho kuthinteke izigodi ezinhlanu.
Uthe ukuqubuka komlilo kuholele ekutheni kuphazamiseke ukusebenza kwekheshi elisetshenziselwa ukukhipha udoti ngaphakathi esibhedlela.
Uthe ukuqubuka kwalesi sifo akufikanga kuphela nezinselelo kodwa kulethe namathuba amasha.
Uthe ukuqubuka kweCovid-19 kuphazamise izinhlelo zabo zokuqoqa igazi ezweni jikelele ngoba abantu bebezivalele emakhaya.
Uthe ukuqubuka kweSwine Fever kwenza ukuthi ikhilo lengulube lidayiswe ngemali encane njengoba lisuke kuR36 laya kuR28.
Uthe ukuqumba phansi o-AKA, Shekhinah noLady Zamar akuyona into elula.
Uthe ukuqwala intaba ukuqale ngesikhathi esebenza eGoli ngo-2014, ehamba nabangani bakhe ngeshwa ngo-2015 kwadingeka ukuthi abuyele ekhaya ngoba unina ubegula kakhulu okuphethe ngokuthi ashone ngawo lowo nyaka.
Uthe ukusabalala kwembiko yosaziwayo abakhulisa izinqa okubalwa ikakhulu uKim Kardashian ezinkundleni zokuxhumana kuholele ekutheni abesifazane bakuleli nabo bakulangazelele.
Uthe ukusakaza esiteshini sawaMetro FM, athula kuso uhlelo iSacred Space ngeSonto ekuseni kusuka ngo-6 kuya ku-9 aphinde athule olwezinkulumo esiteshini somsakazo iRadio 2000 kumakhe kakhulu, futhi yinto angakaze ayicabange ukuthi ingenzeka. Uveze ukuthi lokhu ukuthatha njengesibusiso njengoba engomunye wabasakazi abambalwa abasebenzela imisakazo emikhulu ngesikhathi esisodwa.
Uthe ukusakaza wakuqala esiteshini somphakathi iVaal Community Radio ngo-2000 ngaphambi kokujoyina iMetro FM ngo-2006. Uthe waphothula u-matric ngo-2000, wabe esenza izifundo zePublic Relations eWits Tech.
Uthe ukusakaza wakuthanda emncane njengoba ekhaya kubo wayeke ababize abasakazele nokwagcina kuba umkhakha akhulayo kuwo.
Uthe ukusebenza kanzima emidlalweni aseke wabonakala kuyo nokuthemba uNkulunkulu, yikhona okumtholele indawo kulo mdlalo.
Uthe ukusebenza kanzima yinto emsizile yize umsebenzi ubumningi.
Uthe ukusebenza kwakhe kulesi sifunda kumfundise izinto eziningi ngoba bekuphoqa ukuthi asebenze nawo wonke umuntu angachemi nezinhlangothi.
Uthe ukusebenza kwakhe noTamara Dey noBusiswa ngonyaka odlule yinto angeke ayikhohlwe.
Uthe ukusebenza kwalesi sitimela kuqhakambisa uhlelo lokusebenzisana kwezinhlaka zikahulumeni ukuthuthukisa, olubizwa ngeDistrict Development Model.
Uthe ukusebenza nabalingisi abadala ekulingiseni kumfundise okuningi ngoba abanye babo baphinde bamsize ekulingiseni ngenxa yokuthi nguye omncane kunabo bonke.
Uthe ukusebenza ngokubambisana yikona okwenze ukuthi ukulungiswa kwawo kube yimpumelelo.
Uthe ukusebenza ngokuzikhandla kwamaphoyisa kugcine kuthele izithelo ngoLwesine njengoba ingane igcine itholwe ishiywe dengwane emijondolo yaseMaoti, eNanda.
Uthe ukusebenza ngokuzimisela ngesikhathi elungiselela iphepha kwenze alizwe lingamanzi.
Uthe ukusebenza noBeyonce kumvule amehlo okuthi asize abantu abamnyama bakhule ezintweni abazizamayo.
Uthe ukusebenza noNjabs ohlale enamacebo kuba lula kakhulu.
Uthe ukusebenzela abakwaFerguson, uConnie noShona kwamenza wahalela ukuqhubeka ebonakala emidlalweni abayikhiqizayo.
Uthe ukusebenzisa kwale nhlangano uZuma ukuthi abe phansi phezulu eluleka abantu ngokuthi bangaphazamisi abaholi bale hlangano, yikona okuzoyisebenzela.
Uthe ukusebenzisana kwakhe ne-Shield South Africa, ekukhuliseni ibhola emazingeni aphansi ukwenzela ukusiza ukuthuthukisa ibhola kuleli.
Uthe ukusebenzisana kwakhe noL’vovo kwaqala kudala, uL’vovo wayevele esebenzisana neBig NUZ.
Uthe ukusebenzisana okunjena akuvamisile ukubonakala kwabanye omasipala ngoba kukhona abantu abavele bagxambukele emisebenzini yabanye abantu, zigcine zimapeketwane izinto. Waqhuba wathi into ebuhlungu abayibona komasipala abaningi esifundazweni ukuthi akukho ukuhanjiswa kwezidingo kubantu, yize isuke ikhona imali yokwenza lowo msebenzi.
Uthe ukusetshenziswa kwezidakamizwa budlabha kuyisisusa sezinto ezimbi ezibandakanya ukubulala, ukudlwengula, ukuhlukunyezwa kwabesifazane nezingane, ukuhweba ngabantu nokunye.
Uthe ukushada kwezingane bese zimelwa ngabadala kuyinkinga kweminye imindeni entulayo, okungaqinisekisiwe ukuthi izingane zizophila kahle emshadweni.
Uthe: “Ukushaya into ecokeme sekuvunywe ngisho nawuKeke (ukuputeni uHlompho Kekana) ukuthi abaqeqeshi bathathe isinqumo esishaye emhloleni.
Uthe ukushayela uhlelo lwezindaba kumkhulisile kwipolitiki njengoba abehlangana nabaholi abahlukahlukene futhi ebapheka ngemibuzo.
Uthe ukushayela uphuzile kunomthelela ekushayeleni kabi okugcina kuholela ezingozini ezibulala abantu esifundazweni.
Uthe ukushaywa kwengane ekhaya kuba nomthelela omkhulu empilweni yayo kokunye iphazamiseke nasemqondweni.
Uthe ukushicilelwa kwezifundo kuzoqalwa kule leli sonto kwiSolezwe namanye amaphephandaba nawomphakathi.
Uthe ukushintsha kwendlela le migwaqo ebukeka ngayo akangabazi ukuthi kuzodonsa amehlo omhlaba.
Uthe ukushiswa kwezindawo ezibalulekile ezweni, ukuvala imigwaqo okwenza kwangahamba ukudla nemithi, ukucekelwa kwengqalasizinda yezokuxhumana kungena ngaphansi komthetho wokuvikelwa kwezinto ezithinta ubushokobezi.
Uthe ukushiya kwakhe eqenjini kwabe kuyisu ngoba labo ababelwa naye babengeke bahambe uma esakhona.
Uthe ukushiya phansi umsebenzi, ayokwenza iSports Science e-University of KwaZulu-Natal adlala kuyona, kwakuyindlela yokuzijabulisa yena.
Uthe ukushiywa kwakhe kwi-ADeC wakwenza ngoba efuna ukudida umqondo labo ayebanga nabo enhlanganweni.
Uthe ukushoda kwamanzi kulezi zindawo kuholele ekutheni uhulumeni uqhamuke namasu okulethela imiphakathi eyakhele lezi zindawo amanzi. Kulawo masu uthe kukhona awukuthi amanzi adonswe emifuleni nasemadanyini alethwe kubantu ngamapayipi aphume kompompi. Wathi lokho ngeke kusheshe ngakho kube sekuthathwa isinqumo sokuthi amanye amanzi ambiwe phansi komhlaba ukuze umphakathi ube uthola amanzi okwesikhashana kusalindwe ukufakwa kwamanzi emakhaya.
Uthe ukusho lokho ngoba omama bayakwazi ukukhulisa, banakekele futhi bagone izingane ngothando. Uthe kanjalo uma bengabaholi, babona ithuba lokwakha, lokubona amathuba nokukhulisa abanye abantu.
Uthe ukushona kwakhe akuzange kuphazamise lutho ngoba icala lisaqhubeka futhi lisenkantolo.
Uthe ukushona kwalaba bantu kuyishwa elikhulu futhi bayaxolisa. UNkk Phiyega uthe uyaxolisa ngempela uyethemba ukuthi imindeni yabashona ingakwazi ukumxolela ngelinye ilanga. Ephonswa imibuzo ngokuthi ubani owayethatha izinqumo, uthe umkhuzi wamaphoyisa eMarikana okwakumele abhekele lesi simo.
Uthe ukushona kwendodakazi yakhe kubashaqisile kakhulu njengoba bebesalindele lukhulu kuyona kangangoba ibingakaqedi ngisho iminyaka emibili isebenza.
Uthe ukushona kwengane kubaphathe kabi kakhulu kangangokuba unina ugcine engeniswe esibhedlela ngenxa yokhwantalala, emva kokuthi ingcatshiwe ngoLwesihlanu.
Uthe ukusingatha imicimbi yalolu hlobo kuphinde kubeke iTheku ebalazweni liphinde libukeke njengedolobha elihamba phambili emhlabeni.
Uthe ukusingatha lezi zingqungquthela akukho mayelana nokudla ukudla okuconsisa amathe kodwa kumayelana nokucobelelana ngamakhono nokuthi lingathuthukiswa kanjani izwe.
Uthe ukusokwa kwaphazamisa amankwahla, kwalahleka nezinhlamvu zawo okwadingeka zibuyiselwe endaweni
Uthe ukusondelana kakhulu nabangani abazimisele nabasebenza ngokuzikhandla nakho kube nomthelela wokuthi athole imiphumela emihle.
Uthe ukusondelana nomuntu onawo ngokuthintana ngemilomo noma ukuthinta lapho kade ethinte khona kungaholela ekutheni nawe ulithole leli gciwane.
Uthe ukusungulwa kohlelo olubhekene nokuzibulala kungakhombisa ukuzibophezela kukahulumeni ekulweni nokwanda kwezigameko zabazibulalayo.
Uthe ukusungulwa kwale App bakwenziswe wukuthi kunezikhalazo eziningi ezifika ehhovisi lakhe ezingaqondene nokuthi kube yilona eliziphenyayo, okuphoqeleka ukuthi lizidlulisele eminyangweni efanele.
Uthe ukusungulwa kwalesi sikhwama kuzokonga imali ezosiza izizukulwane ezizayo.
Uthe ukusungulwa kweKhomishini kaZondo kukhombisa ukuthi bazibophezele ekulweni nenkohlakalo.Uthe kumele bakhe umbimbi oluqinile ukuze kuvikelwe intando yeningi.
Uthe ukusungulwa kweNFP kwadambisa udlame lwezepolitiki esifundazweni.
Uthe ukususwa kukaMalema esikhundleni kungabeka i-EFF, eneminyaka eyisithupha, engcupheni yokuwa, okungaphazamisa amalungu athembele kuye ngemisebenzi.
Uthe ukususwa kukaMaseko kwabe sekumenyezelwa wathi lokhu kwenza wabona ukuthi uChabane wayetsheliwe ukuthi akamsuse uMaseko.
Uthe ukususwa kukaNkk Gumede kwesobuMeya kuzoqinisa isikhalo sabo enkantolo.
Uthe ukutakulwa kwe-SAA wuhulumeni kufana nokumosha imali yabakhokhi bentela ngoba inkinga iqale ngokuthi ihluleke wukuphatha imali nokuhlela ukusebenza.
Uthe ukuthakasele ukulingisa indawo kaNomagcino, oweseka udadewabo uZinhle.
Uthe ukuthakaselwa komculo wakhe eNew York yikho okumvulele iminyango.
Uthe ukuthandwa ngabesifazane abadala ngenxa yale ndawo, kumenza abone ukuthi uwenza ngendlela umsebenzi wakhe ngoba sebebaningi abaqala ukunaka indawo ayidlalayo.
Uthe ukuthatha isikhathi eside sokuthi amacala avuswe kukhombisa ngokusobala ukuthi lesi sinqumo sasingekho emthethweni.
Uthe ukuthathwa kwalezi zinto kuzophazamisa ukulethela umphakathi intuthuko.
Uthe ukutheleka kodokotela kuzowuqisa idolo umphakathi waKwaZulu-Natal onovalo ngegciwane elithanda ukudla lubi esifundazweni. I-SACP ithe ilindele ukuthi kube khona umehluko ngenxa yodokotela yathi iyameseka kakhulu uhulumeni wesifundazwe ngemizamo yakhe yokulamulela abantu emkhuhlaneni.
Uthe ukutheleka kulo mshado egqoke ophaca ukwenze ngenhloso ngoba bakhohlisiwe kwathiwa bazothengelwa izingubo kodwa lutho.
Uthe ukuthenga kwakhe itekisi ngeke kugcine kuphela ngokugwema ukuthi abantu bangashayeli bephuzile kodwa kuzonciphisa nesiminyaminya.
Uthe ukuthi amajele agcwele akusho ukuthi izigangi zizocanasa.