input
stringlengths
1
130k
Uthe ukubulawa komsebenzi wezempilo kuhlezi kuyisimo esibuhlungu kubona njengomnyango ngoba laba bantu babekwe ukuthi benze umsebenzi wokusindisa impilo yabantu.
Uthe ukubulawa kosomatekisi kudala uhlevane futhi kuyinkinga emphakathini ngoba kubeka nempilo yabagibeli nabasebenzisa umgwaqo engozini.
Uthe ukubulawa kwamakhansela kudalwa yinkohlakalo yokubangwa kwamathenda okuyinto eshiya umphakathi uthukile.
Uthe ukubulawa kwendodana yakhe kwakuhleliwe ngoba yayisanda kubopha usopolitiki owayethinteka ecaleni lokubulala.
Uthe ukubuyela kwiMetro FM kufana nokukhula kodwa okukhulu wukuphinde bahlangane nabalandeli babo.
Uthe ukubuyiswa kukaBonga kudalwe yingcindezi ebifakwa ngabalandeli balo mdlalo.
Uthe ukubuyiswa kwamathambo kudala isidingo sokuthi kuqhutshekwe kuthungathwe nabanye abaningi abaduka ngezikhathi zomzabalazo babuyiselwe emindenini yabo.
Uthe ukucekeleka phansi kwemigwaqo namabhuloho bekungagwemeka ukuba zikhona izinhlelo anazo uhulumeni ukuqinisekisa ukuthi amanzi ayakwazi ukuhamba emigwaqweni uma kunezimvula ezinkulu.
Uthe ukucekelwa phansi kwempahla kuphethe kabi bonke abantu bakuleli hhayi kuphela ezindaweni ezikhahlamezekile kodwa nakulezo ezingakhahlamezekile.
Uthe ukuchithwa kwabangeneme kusho ukuthi ubuholi obukhona bunegunya lokuba sehhovisi lesifunda.
Uthe ukucikoza nokusebenza kanzima yikho okufezekise iphupho lakhe.
Uthe ukucwaningwa kwamagatsha kubalulekile ngoba kugwema izinkinga eziba khona uma sekuzothunyelwa abantu abazovota ezingqungqutheleni zokukhetha ubuholi.
Uthe ukudayiswa kukagwayi, obekuyisikhalo sabaningi, kuzovunyelwa kodwa izindawo ezidayisa utshwala zisavaliwe. Ukuhambela ezinye izifundazwe kuvaliwe kanti uRamaphosa uthe imicimbi ehlanganisa abantu abaningi njengemishado isavaliwe. Ukuhambela izindawo zokungcebeleka njengama-cinema kusavaliwe kodwa sekuzovumeleka ukuthi abantu bazovocavoce, ngaphansi kwemigomo emisha. Imingcele yakuleli nayo isavaliwe, kuvumeleke kuphela abantu abebevaleleke kwamanye amazwe.
Uthe ukudayiswa kukatshwala kuzovumeleka ngoMsombuluko kuze kube wuLwesine. Izindawo ezinamalayisense okudayiswa utshwala ezifana namathaveni nezinye, sezozikwazi ukudayisela amakhasimende azo utshwala kuze kube yihora leshumi. Abaphuzayo sebezovumeleka ukuthi babukhe bezihlalele kulezi zindawo.
Uthe ukudedelwa kwakhe ngoshwele kusho ukuthi uzodonsela isigwebo sakhe esisele eqashiwe futhi kumele ahambisane nemibandela yokudedelwa kwakhe kuze kuphele isigwebo.
Uthe ukudelela into ekude kabi naye ngoba wesaba uNkulunkulu kanti uyakholelwa ukuthi umuntu ahlangana naye ungumfanekiso kaNkulunkulu.
Uthe ukude nomshana wakhe ngakho akulula ukuba kukhulunywe naye wacela ukuba aphinde athintwe noma ngosuku olulandelayo ngoba ucingo okungakhulunywa ngalo noSiyacela olwakhe uShezi.
Uthe ukudidiyela wazifundisa yena ngoba ukhule imishini ikhona futhi ebuka noyise.
Uthe ukudiliza kuka-Eskom neSABC, ngeke kulethe isithombe esihle ngoba abasebenzi abaqashwe kulezi zinkampani bondla imindeni  yabo, bakhokhela izimoto nemizi.
Uthe ukudla kunyukile okwenza ukuthi abasebenza ezindlini bakhokhe uR1 667 ukwenza igilosa yenyanga, basebenzisa uR74 ukuthenga i-airtime ne-data, uR1 525 ukurenta, uR486 ukugibela, ugesi wekhadi ubadla uR371 ngenyanga bese imali yesikole ibadla uR1 228 ngonyaka.
Uthe ukudla kwabo okuningi abakupheka kwakungokwesintu futhi baphatheka kabi uma kungathokozelwa.
Uthe ukudlala noTsepo Masilela noLehlohonolo Majoro kubuyisa izinsuku zenjabulo kuye ngoba unqobe nabo isicoco seligi eminyakeni eyisikhombisa edlule. Banqobe isicoco se-Absa Premiership neKaizer Chiefs eyayiqeqeshwa nguStuart Baxter.
Uthe ukudlala phambi kwezinkulungwane eqenjini lakhe sekumenze wazethemba. “Akukho okuningi okushintshile ngaphandle kokuthi sengiyashesha futhi sengikhulile ngendlela engithatha ngayo izinqumo uma ngiphethe ibhola. Ukudlala phambi kwabalandeli abaningi e-Europe nakho sekunyuse ukuzethemba kimina.”
Uthe ukudla okunyuka kakhulu nyanga zonke ngamazambane anyuke ngo-41% noma uR34,07, aba wu-R116,92 u-10kg.
Uthe ukudliwa isidana kwemali yokuthenga izimpahla zokuzivikela kwiCorona kufana nokubulala.
Uthe ukudlondlobala kwalokhu kwenziwa abantu abafana naye umsolwa ngoba bayazithenga izimoto ezisuke zebiwe.
Uthe ukudlula kukaJohnny kufana nokuwa komuthi omkhulu kuleli endimeni yomculo.
Uthe ukudlula kukaShona kubazumile kakhulu yize egule bembuka nodokotela bebatshela ukuthi ithemba abasenalo.
Uthe ukudlula kwakhe emhlabeni kube nzima kakhulu ngoba akasophinde abenaye.
Uthe ukudlula kwalo mholi kushiye isikhala esikhulu kubantu bakuleli njengoba uhulumeni ematasa nokushintsha impilo yabantu ibe ngcono.
Uthe ukudlwengulwa kwabantu besifazane, ikakhulukazi eNanda, kwenzeka kakhulu kulabo abasuke bephuma emajoyintini.
Uthe ukufakaza kuleli cala nyakenye kumkhandlile empilweni.
Uthe ukufa kwakhe kubazumile ngoba bekunezinye izinhlelo abebephezu kwazo zokuthuthukisa usoseshini. Phambilini uZungu ubeyikhansela le-ANC (PR Councillor) amahlandla amabili kuMasipala waKwaNongoma.
Uthe ukufakwa kukaVan Rooyen kulo mnyango kwabe kuyizinkomba zemizamo yokulawulwa koMbuso yidlanzana.
Uthe ukufakwa kwemali kwaSars nakwi-NPA kukhombisa ngokusobala ukuthi uhulumeni uzibophezele ekulweni nenkohlakalo nokukhwabanisa.
Uthe ukufakwa kwezicelo kuzoze kugcine ngo-Ephreli 22 kulo nyaka. Abalimi okuvumeleke ukuthi bafake izicelo abanobuzwe baseNingizimu Afrika kuphela futhi ababhalise ngokusemthethweni ezinhlakeni zabalimi.
Uthe ukufa kwala maphoyisa akumele kube yize leze.
Uthe ukufakwa ngqo kuma-akhawunti abafundi kuzovimba inkohlakalo nobuqola obese benzeka.
Uthe ukufezeka kwesifiso kusho ukuthi uzosebenzela abantu baseNingizimu Afrika izinsuku eziwu-365 zonyaka.
Uthe ukufika kuka-Aldrin kuzokhombisa abantu ukuthi iSAfm izohlale igqamile, iletha izingxoxo ezihlabahlosile ezizokwandisa isibalo sabalaleli.
Uthe ukufika kukaDhlomo kwenze waba nesigqi lo mkhankaso wabonga abamatekisi athe basebenzisane kahle nabo kule mashi ebingamakhilomitha amahlanu.
Uthe ukufika kukaDlungwane ezobaduduza kubapholisile amanxeba.
Uthe ukufika kwabafana no-Augastine Mulenga, Siphelele Mthembu nokuba semgqigqweni omuhle kukaLehlohonolo Majoro nokuba umshini ozishintshayo kukaLuvuyo Memela kuthathe iqembu kwalibeka kwelinye izinga.
Uthe ukufika kwabalingisi kuzoshintsha umdlalo ngendlela ababukeli akade bengayilindele kodwa lokhu okungeke kuxoshe ababukeli.
Uthe ukufika kwabo kwadala umehluko omkhulu kuleli.
Uthe ukufika kwakhe eGoli kwaholela ekutheni agcine eseya emzini wakwaGupta lapho athenjiswa khona umsebenzi wokuba nguNgqongqoshe wamaBhizinisi kaHulumeni.
Uthe ukufika kwalezi zimoto kuzokwenza ukuthi bafinyelele kalula ezindaweni abebengeke bakwazi ukufika kuzona beyohlola abantu.
Uthe ukufuna ukubukeka kahle akumele kukufakele ingcindezi.
Uthe ukufunda kuzoqhubeka njengenjwayelo ezikhungweni zabo eziseMgungungodlovu.
Uthe ukufundisa izingane ngobumqoka bokuzinakekela kuzolekelela kakhulu ekutheni zihlezi ziqwashile futhi zifundisekile ngobungozi begciwane.
Uthe ukugaywa kwamaphepha ezivivinyo zokuhlolwa kokuphela konyaka kuqale ngasekuqaleni kwenyanga edlule, kulindeleke ukuthi abe ngu-30 492 000 esewonke amaphepha azoyiswa ezikoleni futhi azohanjiswa noma ngabe isimo sezulu sibi kanjani.
Uthe ukugoma akuyona impoqo kuya ngokuthanda komuntu.
Uthe ukugoma kuqalile ezikhungweni ezingu-95 zakuleli njengoba bekuhleliwe.
Uthe ukugqoka kukathisha aphelele izimpahla zokuzivikela njengodokotela, mhlawumbe kungamethusa umfundi ekubeni kusuke kusayizimpawu nje ezimbalwa kungekhona ukuthi umfundi usehlonzwe ukuthi uhaqekile.
Uthe ukugqoka umfaniswano walo mbutho nokuzenza ilungu lawo, yicala elibomvu.
Uthe ukugula ngomqondo okubizwa ngeBipolar kuqala ngokhwantalala olunganakiwe. Uveze nokuthi abesifazane bahlaselwa nawukhwantalala emuva kokubeletha, athe luphatha oyedwa kwabathathu.
Uthe ukugula okukhona manje sebezokunqoba ngoba bazobe sebegabe ngokuthandaza behlangene. Ngokusho kwakhe abantu abadingi nje ukunakekelwa ngokomzimba kuphela kodwa nangokomqondo bayadinga ukondliwa.
Uthe ukugula ukuzwe ngeSonto futhi waze wakuveza nasesikhumulweni samabhanoyi ukuthi uyagula. "Ngafika eThekwini bese ngivele ngigula kakhulu. Ngacela uFanta ukuba angiphathele imithi, angiyele kudokotela, sihlangane esikhumulweni ngoba ngase ngibona ukuthi ngeke ngifike endlini."
Uthe ukuguquka kwesimo sezulu kuza nezinkinga zezikhukhula, ezombani, izishingishane nomlilo wamadlelo.
Uthe ukuguqulwa kombono wabo wokuvalwa kwezikole bakwenze emuva kokuthi belalele obekushiwo ngabafundi abagcizelela ukuthi bafuna ukubuyela ezikoleni.
Uthe ukugxekwa ngokuhlehliswa kwengqungquthela akumele kubhekiswe kuButhelezi kodwa kumele kubhekiswe eqenjini uqobo.
Uthe ukuhamba ibanga kulo mqhudelwano kungase kube yingozi ngoba abadlali bakhe kungenzeka balimale, bathole amakhadi noma bathikamezeke emqondweni, bangabe besagxila ngokuphelele kwiligi.
Uthe ukuhamba kukagesi kunqinda ukusebenza kwamabhizinisi.
Uthe ukuhamba kukaMkhize engabambi nezingcingo zabo kubakhathaza kakhulu bewumphakathi ngoba nesikhathi okwakuvunyelwene ngaso ukuthi umsebenzi uzobe sewuphelile sesidlulile kodwa kusekuncane kakhulu okwenziwe.
Uthe ukuhamba kwabantu abasha emakhaya beyofuna umsebenzi emadolobheni kuhlukanisa imindeni kuphazamise nesimo senhlalo emphakathini abasuka kuyo.
Uthe ukuhambela kuleli lokishi kuyingxenye yohlelo lomnyango lokuhambela izindawo ezinabantu abaningi abahaqwe yileli gciwane.
Uthe ukuhanjiswa kwezijumbana zokudla kuqale kule nyanga, kanti igxathu lokugcina lokuthi kunikezwe izinhlangano kuzoba isonto lokuqala lenyanga ezayo.
Uthe ukuhlabelela into akhule eyithanda kodwa wayengakaze azitshele ukuthi angaba umculi. Uveze ukuthi nguye lo mculi owambona kweminye yemicimbi ayeyihambele wachazwa indlela ayecula ngayo.
Uthe ukuhlakazwa kobuholi baseJosiah Gumede akuhlanganise lutho nokumiswa kweMeya yase-Alfred Duma uMnuz Vincent Madlala.
Uthe ukuhlala kwendiza eyayilayishe umndeni wakwaGupta esikhumulweni sezindiza iWaterkloof ePitoli, yilapho abona khona ukuthi ngempela umbuso wakuleli usulawulwa wumndeni wakwaGupta.
Uthe ukuhlale uzibheka uma uyindoda kumele kwenziwe ngamadoda aneminyaka ewu-35 kuya phezulu ngoba yibo abasengcupheni yokuthi bahlaselwe umdlavuza webele..
Uthe ukuhlangana kwabo noNkk Motshekga bekubalulekile njengoba nothisha ezikoleni bebefuna ukwazi ukuthi kwenzekani, nokuthi bebengakabatsheli ukuthi bangayi ezikoleni phezu kokuthi kade sebememezele ukuthi lo mnyango uzivale izikole ngenxa yokubhebhetheka kwecoronavirus kulesi sikhathi.
Uthe ukuhlangana nabantu abahlukene kumfundise izinto eziningi empilweni.
Uthe ukuhlangana nentsha yaseThekwini ebizokwenza inhlolokhono ngempelasonto kumfundise izinto eziningi naye abengazazi ezithinta umculo.
Uthe ukuhlangana njalo nabafundi abangenzi kahle kanjalo nemihlangano abeba nayo nabazali yiyona eyenze ukuthi benze kahle.
Uthe ukuhlanganiswa kwale minyango emibili kuzosheshisa izinto ikakhulu ezithinta ubuchwepheshe.
Uthe ukuhlanganyela nabantu abasha kwenze babona ukuthi kunesidingo sokuthi kube nezinhlelo eziqondene ngqo nabo.
Uthe ukuhlanzwa kwamatekisi ngezibulalimagciwane nokuqhelelana kusemahlombe abanikazi bamatekisi.
Uthe ukuhlasela kubukeka kuqondiswe kwabokufika. Amaphoyisa akuqinisekisile ukuthi umshayeli waseKZN ubulewe eGauteng ngoMsombuluko ebusuku. Amaphoyisa abheka ababulali bomshayeli oneminyaka engu-45 wasePinetown, okuthiwa udutshuliwe wabe eseyashiswa. Isidumbu sakhe sitholakale esigangeni e-Alberton, eduze nalapho kushiswe iloli lakhe. URamaphosa udlulise amazwi enduduzo emndenini nalabo abasebenza nabashayeli ababulewe kulokhu kuhlasela.
Uthe ukuhlasela kweCovid-19 ngesizini edlule kuphuce abafana bakhe ithuba lokuziveza kwiDiski Challenge. Imidlalo yeDiski Challenge ngesizini edlule igcine idlalwa ngamaqoqo ngemuva kokuma kade kuhlasele iCovid-19.
Uthe ukuhlasela kwegciwane kuhlukumeza abantu emphefumulweni nasenyameni, akekho ongathinteki omncane nomdala.
Uthe ukuhlaselwa kukaZulu kubukela phansi imizamo kaKhongolose yokubuyisa uzinzo kulesi sifundazwe.
Uthe ukuhlaselwa yigciwane kuveze ngokusobala ukungalingani kwabantu okukhona kule lizwekazi i-Afrika.
Uthe ukuhlelwa kwezindawo zasemadolobheni kule minyaka
Uthe ukuhlola abasebenzi bezempilo kunezakho izinselelo ngoba imiphumela ayisheshi nokubuya.
Uthe ukuhlolwa kuzoqala ngezindawo okubonakala sengathi i gciwane lisabalala kakhulu kuzo.
Uthe ukuhlukanisa imisebenzi ngokobulili kumele kuphele.
Uthe ukuhlukumezeka kwakhe ngale ndlela kwenza abone ukuthi impilo yakhe ngeke iphinde ifane nakuqala, uthe lokhu okwenzeka kuphazamisa ngisho nempilo yakhe ethinta ezothando njengoba kungelula ukuvumela umuntu wesilisa eduze kwakhe.
Uthe ukuhlukunyezwa kothisha ngokunye okumele umphakathi ukugweme.
Uthe ukuhlukunyezwa kwabantu besifazane kumele kuliwe nakho. UMnyango uthumele ithimba lawo ukulekelela umndeni.
Uthe ukuhlukunyezwa kwabesifazane isihlava esifundazweni abalwa naso. Uthe izigameko zokuhlukunyezwa kwabesifazane zandile kakhulu njengoba kuhlasele igciwane leCovid-19.
Uthe ukuhlukunyezwa kwakhe uNksz Muthambi kwenza ukuthi abenokhwantalala.
Uthe ukuhlukunyezwa kwamanje akusagcini kuphela ezikoleni nasemakilasini kodwa sekwenzeka nasezinkundleni zokuxhumana - okuyizindawo ezivumela abahlukumezi ukuthi bahlukumeze ngaphandle kokuziveza ukuthi bangobani nokwenza bangabi novalo lokubanjwa.
Uthe ukuhluleka kwabo ukwenza isiqiniseko sokuthi lomasipala uyasebenzi akuhlukile nokudlala ngempilo yabantu baseNdumeni, wengeza ngokuthi lokhu ngeke kuze kubekezelelwe.
Uthe ukuhlunyezwa kuyizindlela ezahlukene ngaphandle kokuthi umuntu uyashaywa. Yingakho ethe ngesikhathi ehlukunyezwa wumkakhe akagcinanga ngokuyombika emaphoyiseni ukuthi ukuze athole incwadi eyisivimbelo sokuthi angasondeli kuyena kodwa wamvulela amacala.
Uthe ukuhoxa kweWits kulolu daba kuzokwenza ukuthi uFadlu Davids nezakhe babhekane ngqo nomsebenzi wokususa iqembu endaweni embi kwi-log ye-Absa Premiership. ITeam of Choice isendaweni ka-14 kwi-log ngamaphuzu ayisikhombisa emidlalweni eyisishiyagalombili.
Uthe ukuhudula izinyawo kwe-ANC kugcine sekuholela ekutheni bafinyelele esivumelwaneni abasithathe noNzuza ozogoduka nemali engaphezu kukaR1 million.
Uthe ukujabulele kakhulu nokuphinde asebenze nomngani wakhe omkhulu uKhaya Dladla abake balingisa naye kuZalo futhi nasemidlalweni kaMbongeni Ngema. “Kanti kade ngangikulangazelele ukusebenza nomqondisi wemidlalo yethelevishini ohlonishwayo emhlabeni jikelele, uMandla N. Nabantu basehostela okuyilapho siqophela khona lo mdlalo bangenze ngazizwa ngisekhaya.”
Uthe ukujabulele kakhulu ukudlala indawo kaMahlangu owalengiswa ngo-1979.
Uthe ukujabulele kakhulu ukulingisa indawo kaPretty kwiGomora ngoba yindawo eqavile.