input
stringlengths 1
130k
⌀ |
---|
Uthe ukholwa wukuthi lokhu kuzobavulela amathuba okudlala namazwe ase-Europe uma sekulungiselelwa iNdebe yoMhlaba. |
Uthe ukholwa wukuthi njengoba enabalandeli besifazane abahlukene ngesisindo somzimba nangezigaba zempilo okubalwa namantombazane asemancane, kuningi okuhle abangakuzuza ngokubukela kuye. |
Uthe ukholwa wukuthi njengomnyango wezemfundo kuyadingeka ukuthi bangenelele kuzo zonke izindaba ezithinta izikole noma ngabe kuthinteka isikole esizimele. |
Uthe ukholwa wukuthi okunye okwenza abantu benze lokhu ukungasebenzi ngendlela kwamaphoyisa nathe kwenza babone ukuthi abazijezisele kwababasolayo. |
Uthe ukholwa wukuthi ukuboshwa kwendoda kuzothumela umyalezo ocacile nakwabanye abashayeli wokuthi alufakwa KwaZulu-Natal. |
Uthe ukholwa wukuthi uMiss SA kumele kube wumuntu okwazi ukubekezela futhi okholwayo. |
Uthe ukholwa wukuthi umzimba ubusashisa ngoba ngempelasonto uzwe izinhlungu ekhanda, ehlombe nasedolweni. |
Uthe ukholwa wukuthi useyilungisile indaba yodonga lwakhe oluvuzise amagoli awu-12 kwiligi. |
Uthe ukholwa wukuthi uzokwazi ukunqanda izinkinga zabantu abahamba amabanga amade uma bedinga usizo lwamazinyo ngomkhakha akuwo. |
Uthe ukholwa wukuthi wabizelwa umsebenzi awenzayo. |
Uthe uKhomishana wamaphoyisa KwaZulu-Natal, uLieutenant General Khombinkosi Jula, kuzofanele aqhamuke namaqhinga okulungisa inkinga. |
Uthe ukhona nasenkampanini ekhiqiza amafilimu, amavideo omculo nezikhangiso. “Njengoba kwaziwa ukuthi ngasungula inkampani yokuqopha umculo iCashtime Life engabuye ngaphuma kuyo, kulo nyaka ngisungule esinye isitebele. Ngifuna ukusiza abanye abaculi ukuze nabo baphumelele. Nayo ibizwa ngeSkhanda World njengelebuli yezi mpahla.” |
Uthe ukhona nomunye umculi ongaculi umaskandi naye asebeqedile izingxoxo naye. |
Uthe ukhona ozohola leli qembu kwiMpucuzeko kodwa lokho kuzobe kungasho ukuthi sekunguyena abamqokayo ukuthi ahole amaqembu kaMjik’jelwa wonke, kuzoba yinto yesikhashana. |
Uthe ukhona umnyakazo odabeni oluthinta izicelo zokubuyiselwa umhlaba ezafakwa ngabantu. |
Uthe ukhona uNkulunkulu abika kuye izinkinga zakhe. |
Uthe uKhongolose ukubone kubalulekile ukuthi uvikele isithunzi sawo ngokuwathathela izinyathelo lamakhansela nabaholi bamagatsha. |
Uthe ukhonze ukuya ejimini, ukuzihlalela ekhaya noma asebenze enkampanini yakhe yezinwele ezinemibala egqamile iColour Queen uma engawenzi umculo. |
Uthe Ukhozi luqashe abantu abaneziqu nabangakwazi ukunikeza abalaleli abakulindele. |
Uthe ukhule azi ukuthi izinqa nama-hips akhe ayisiqalekiso kuye. “Ngikhule ngingazithandi izinwele zami kodwa namhlanje uma ngihamba emgwaqweni abantu bafuna ukwazi ukuthi izinwele zami ngizenzani. |
Uthe ukhule azi ukuthi unobizo kodwa ubelokhu eziba kwaze kwabe kufika izikhathi zokuthi ahambe, aye kothwasa. |
Uthe ukhule kubo kungekho ithelevishini nogesi. "Ngangibuka iTV kuphela uma ngivakashele umama eGoli. Yingakho ngagcina senginothando lwayo futhi ngangibona ukuthi uma useGoli ungaba kwithelevishini nanoma yinini." |
Uthe ukhulele eKatlehong lapho efunde khona ezikoleni okubalwa kuzo iNokulunga Primary neThubelihle Primary. |
Uthe ukhulele eMbongolwane efunda khona amabanga aphansi ngaphambi kokudlulela eMafunda High, eyokwenza uGrade 8. |
Uthe ukhulumile noMagashule wakuveza ukuthi incwadi uyibhalile emisa uRamaphosa. |
Uthe ukhulumile noMagashule, wathi ukuhoxisile ukuthi bazoza neningi uma sebeseka uZuma namhlanje. UMagashule wathi uzofika nabo bonke abantu baseFree State uma uZuma esevela enkantolo. |
Uthe ukhulumile nonogada ukuthi kumele kuqiniswe ezokuphepha, abazobanjwa bazobathumela emaphoyiseni. |
Uthe ukhuthaza intsha ukuthi igxile emasikweni ayo njengoba elakhe isiko limenze waziqhenya. |
Uthe ukhuza ibuya kulo mdlalo nje, uke wanyamalala eNingizimu Afrika wayohlala e-United States of America, emuva kokuthola umfundaze weMandela Washington Fellowship for Young African Leaders eNyuvesi yaseDelaware eNewark. |
Uthe uKini watshela lesi siteshi ekupheleni kukaJanuwari ukuthi kukhona uhlelo lwethelevishini ayolwenza eGoli. |
Uthe uKok wayebusa izifunda ezintathu uMzimkhulu, Matatiele naseMount Currie. "Umhlaba wethu wawunamapulazi angaphezu kuka-350,” kusho uGangerdine. |
Uthe ukuba abemaningi amazwe ase-Afrika abeyingxenye yocwaningo lomgomo weCovid-19, kuwo okukhona neJohnson&Johnson besingeke sibe khona isidingo sokuthi iNingizimu Afrika imise ukugoma ngalo mgomo, ngenxa yesigameko esenzeke e-United States ngoba la mazwe awafani. |
Uthe ukuba khona kukaButhelezi kuzophinde kusize nabo njengobuholi obusha ukuthi bancele ulwazi kuyena. |
Uthe ukuba khona kwabalandeli bakhe kumqinisa idolo. |
Uthe ukuba khona kwamakhadi amasha nonobuchwepheshe obuhlukile, yikhona okusizile ukunqanda lesi sihlava. |
Uthe ukuba khona kwekhomishini kuyasiza nasekutheni iminyango ikwazi ukusebenzisana ukugwema ukuthi ingagcini seyenza imisebenzi ecishe ifane nokudala ukuthi kumosheke imali. |
Uthe ukuba khona kwezichuse zobandlululo, kwenza abamhlophe bakhulume noma ngabe yini abayithandayo, emva kwalokho baxolise. |
Uthe ukuba kulolu hlelo kumenze wakuthanda ukuvela kwithelevishini yize ake alunguza esiqeshini esisodwa soZalo. |
Uthe ukuba kuya ngebhola abalidlalayo nanokuthi ukube inhlanhla ibingakubona, ngabe kukhulunywa ukuthi iCity ingelinye lamaqembu ajaha iSummerfield Dynamos embangweni wesicoco. |
Uthe ukuba kwakuya ngaye ngabe abafundi bawabhala kabusha amaphepha aputshuka ngoba njengamanje abazi ukuthi bangakanani abafundi abahlomula ngokuputshuka kwawo kodwa bayasihlonipha isinqumo senkantolo. |
Uthe ukubaleka kobuholi obudala kucasule inkampani ekweletwayo, yagcina iyisukumela indaba. |
Uthe ukubalwa kwamavoti kwenziwa ezikhungweni zokuvota ngakho kudingeka ukuthi kukhanye. |
Uthe ukuba matasa kwakhe yingoba usafukula inkampani yakhe yomculo njengoba isanda kujoyinwa abaculi abasuka kwezinye izinkampani. |
Uthe ukubambana kwakhe izandla noBabes akusho lutho. |
Uthe ukubambezeleka kwemiphumela ngesikhathi eside ngalolu hlobo, kuphambene nemithetho yeNhlangano yezeMpilo yoMhlaba. |
Uthe ukubanda nokushisa akunawo umthelela kakhulu kwiCorona, umehluko wukuthi ebusika kuba yisikhathi somkhuhlane kubantu nokwenza kube nzima ukwehlukanisa ukuthi yiCorona noma wumkhuhlane ojwayelekile. Uthe kodwa abantu akufanele bazibe uma kukhona abakuzwayo bashayele izinombolo zikahulumeni bathole ulwazi. |
Uthe ukuba negunya kwakhe kwavela encwadini eyayithunyelwe wuMnyango wezeZimali kaMnuz Nhlanhla Nene, eyayichaza ukuthi wona wawungangene ekusayineni isivumelwano phakathi kwe-SAA ne-Emirates ngoba udaba oluphethwe ngumphathi omkhulu we-SAA. |
Uthe ukuba neminyaka ewu-21 emculweni kungenxa yokuthi umculo usegazini kuye, uyawuthanda futhi akawenzeli udumo. |
Uthe ukuba nengcindezi, ukungawutholi umsebenzi nokuphatheka kabi ngenxa yezinto empilweni yakhe yikhona akhuluma ngakho kule ngoma. |
Uthe ukuba ngcono umsindo kwangenwa odabeni ikomiti lacela incazelo ngesihloko esithi iDog Style. Igcokama lithe licela uxolo uma liphambukile kodwa lalizama ukucikoza lihehe nabathengi bomculi ngesihloko. |
Uthe ukuba ngumama osemncane kwenza kube kuningi angakakwazi kahle. |
Uthe ukuba nguMiss Sundowns kuyindlela yokuheha abesifazane ebholeni nokubathuthukisa. |
Uthe ukuba ngusomahlaya kumsizile kakhulu ngoba ugcine eselaliswa nasemahhotela uma eqashiwe ukuthi ayonandisa okuyinto abengayazi. |
Uthe ukuba nokhwantalala kwabantu ngeke kusize ngalutho ngoba wonke umuntu kufanele eze nezinhlelo zokuthuthukisa umnotho wezwe. |
Uthe ukuba phezulu kwesibalo sabathetheleka ngeTB kulesi sifundazwe sekuholele ekutheni amathimba ezempilo ahambele emakhaya eyohlola imindeni ukuthi ayinayo yini iCorona, afike ayihlole nokuthi leyo mindeni ayinayo yini iTB. |
Uthe ukuba seGoli kumbeke ethubeni lokuba kwithelevishini njengoba eyingxenye yohlelo iMorning Show ku-e.tv ekuseni phakathi nesonto. |
Uthe ukuba semsakazweni yikona okumvule amehlo, wakwazi nokuhlangana nabantu abawusizo. Ukhuthaze abesilisa ukuthi bavume uma benenkinga yokuhlukumeza ukuze basizakale. |
Uthe ukuba sezinhlangothini ezingafani noMchunu akumenzanga ukuthi amzonde. |
Uthe ukuba wumzalwane yikhona okwenze wakhetha ukusiza. |
Uthe ukuba wungqongqoshe akusho ukuthi umsebenzi wakhe wokumela iGood Party uzophazamiseka. Uveze ukuthi unalo uhlelo lokwenza le misebenzi ngaphandle kokuthi kube khona okuphazamisekayo ezinhlelweni zeqembu lakhe. |
Uthe ukuba wuthisha kwakungewona umsebenzi ayewuthanda kunayo yonke kodwa wathola ithuba lokuthi awufundele emuva kokuthi ephuthwe yithuba lokuthi afundele iCivil Engineering. |
Uthe ukuba yinxusa kusho ukuthi uzothola ithuba lokuhlangana nabesifazane bakwamanye amazwe abakwezobuchwepheshe, afunde angakwazi kubo nabo bafunde kuye. |
Uthe ukube abantu banogesi ngabe akushanga ngoba KwaGonowakhe abantu kade becela ukufakelwa ugesi, amanzi nezindlu ezincane kodwa uMasipala waseMshwathi awukwazi ukufaka lezi zidingo ngoba indawo akusiyo eyawo. |
Uthe ukube amaphoyisa azimisele ukulwa nenkohlakalo ngabe abopha uNkk Gumede ngoba unuka phu yinkohlakalo. |
Uthe ukube bekunguye usihlalo wekomidi uNcobo yena ube: “Bengingeke ngibaphuce amaphuzu angaphezu kwelilodwa ngoba icala labo alibucayi ngaleyo ndlela. Bengizobaphuca elilodwa ngoba bona balenza iphutha kanti ukungahlawuliswa kwabo kuzoqhatha iPSL namanye amaqembu ngomuso.” |
Uthe ukube bonke abanikazi bezilwane bayawulandela lo mthetho ngabe ayikho inkinga yamarabi ngoba izinja zaseNingizimu Afrika zinabanikazi akufani nakwamanye amazwe. |
Uthe ukube bonke abantu bafana noDlamini ngabe akekho umuntu ohluphekayo emhlabeni. |
Uthe ukube iDA yayizimisele ngokuthi uhulumeni angakhokhi izindleko zecala kwakufanele ilufake enkantolo lolu daba ngo-2008. |
Uthe ukubekezela yisona sifundo asitholile ngesikhathi efika kwiTeam of Choice njengoba ngaleso sikhathi bekusekhona * -Ernst Middendorp. |
Uthe ukube kuyabuyelwa emuva izinto babezozenza ngendlela ehlukile. |
Uthe ukube lolu hlelo luhamba ngesivinini esiphezulu, besingezukuba khona isidingo sokuqiniswa kwemithetho yomvalelandlini ngoba abantu abaningi ngabe sebegomile. |
Uthe ukube uhulumeni uziphethe ngendlela efanele izitimela ngabe umthwalo ubuzokwehla kancane kubantu ngoba ukudla nezinye izinto ezithuthwa ngamaloli bezizothuthwa ngezitimela. |
Uthe ukube uhulumeni wayelalele i-IFP kudala ngabe wonge izigidi asezimoshe etakula i-SAA engabasizi abantu baseNingizimu Afrika. |
Uthe ukube uMnuz Fikile Mbalula obhekelele izinhlelo zokhetho ze-ANC uyasithanda isikole ubengayihola i-ANC kodwa ngoba akasifuni isikole i-ANC izohlala ikhathele. |
Uthe ukube uMthembu akakwenzanga lokho ngoba washesha wawushiya umhlaba, walandela amanye amaqabane afela uKhongolose. |
Uthe ukube uthola ithuba lokushaya umthetho angaphasisa ukuthi bonke abafundi abatholwa begcaluza emgwaqeni ngesikhathi sokufunda ngabe bavalelwa ejele ukuze bafunde ngenkani. |
Uthe ukube wonke amaphoyisa enza ngalendlela ngabe ubugebengu into ezwiwa ngendaba kuleli. |
Uthe ukubhala amafilimu, ukufunda nokulala ngezinye zezinto athanda ukuzenza. |
Uthe ukubhala izingoma iyona ndlela akwazi ukushumayela ngayo njengoba esindisiwe. |
Uthe ukubhalisa nazo zonke izinto okukhulunywa ngazo kabanayo inkinga nakho kodwa kakukho lapho bengena khona. |
Uthe ukubhalisela ukufunda ezikhungweni zemfundo ephakeme kuzoba phakathi kukaMashi,15 no-Ephreli 15 ngonyaka ozayo. |
Uthe ukubheda kwezinto kumcacele kakhulu ngesikhathi exoshwa emdlalweni wethelevishini iRhythm City, ayefonelwe ukuthi azolingisa kuwona. Udalule ukuthi ngesikhathi eqala ukulingisa bamtshela ukuthi abakaze bambize akahambe. |
Uthe ukubheduka kwaleli gciwane, kwenze le nhlangano yangabe isakwazi ukuxhumana nabantu, kwazise iyinhlangano ekholelwa ekuzifikeleni mathupha kubona abantu. |
Uthe ukubhekana nenkohlakalo, bazohlangana noNkk Didiza baqoqe yonke imibiko ophikweni oluphenya ngenkohlalo nezincomo okuzokwenzeka emasontweni amabili ezayo, bese bethatha izinyathelo. |
Uthe ukubhekana nezinselelo zeGO! Durban balande uMnuz Jabulani Mthembu owayenguSihlalo weSantaco ukuze abe ngumeluleki wabo. |
Uthe ukubheke ngabomvu ukuhlala asize abantu ngoba ayikho into emjabulisa njengaleyo. |
Uthe ukubheke ngabomvu ukusebenza nomculi wakule nkampani uLa Sauce nabanye, okubalwa kubo uSjava. |
Uthe ukubhidlika kwezinhlelo abebenazo ngonyaka odlule kumele bakubeke emqondweni uma benza izinhlelo zabo kulo nyaka. |
Uthe ukubhubha kwabantu emgwaqweni sekuholele ekutheni uhulumeni enze isivumelwano neSantaco sokubambisana emizameni yokulwa nezingozi zomgwaqo. |
Uthe ukubika ngeke kudle imali ngoba uMnyango wezemiSebenzi usebenzisana neVodacom ukwenza lolu hlelo. |
Uthe ukubizwa kukaMbeki ukuthi azokwethula isifundo ngoMnuz Robert Mugabe eThekwini, emva kokushona kwakhe kodwa uZuma ebe ekhona KwaZulu-Natal, kusakhombisa khona ukuthi abamthathi njengomuntu oshiye umlando omuhle ngenkathi esengumengameli. |
Uthe ukubizwa kwakhe kwiBafana kungenxa yokudlala cishe isizini yonke edlule eqenjini lakhe. |
Uthe ukubona abelungu namandiya bejabula ngenxa yezithombe zakhe nabafike bashuthe nazo, yikhona okumhlaba umxhwele nokumkhuthazayo ukuthi enze imibukiso yakhe ezindaweni ezihanjelwa yizo zonke izinhlanga. |
Uthe ukubona esekwa abantu abehlukene kuleli kusho lukhulu kuyena. |
Uthe ukubonga kwakhe ngeke nje kugcine kubantu abambizile kodwa nakophrojusa bale ngoma. |
Uthe ukuboshwa kukaLt-Gen Ngwenya ngeke kuwuphazamise umsebenzi wakwandabazabantu emaphoyiseni ngoba bazenzile izinhlelo ezifanele. |
Uthe ukuboshwa kukaNdobe akuchazi ukuthi kuphelile ukwesaba usaqhubeka nokulala obenyoni (uZulu) ngoba baningi abathintekayo abangakaboshwa. |
Uthe ukuboshwa kukaNkk Gumede kugqugquzelwa ezombusazwe. |
Uthe ukuboshwa kwenqwaba yamakhansela emkhandlwini kukhombisa ngokusobala ukuthi eThekwini kukwampunz’ edlemini. |
“Uthe ukubulala umkakhe isona sisombululo abesele naso sokuqeda ubuhlungu abebuzwa,” kuqhuba umthombo. |
Subsets and Splits
No community queries yet
The top public SQL queries from the community will appear here once available.