input
stringlengths
1
130k
Uthe uhulumeni ufuna kulinywe u-1 million wamahektha womhlaba ngo-2024, ngakho KwaZulu-Natal bazimisele ukuba yingxenye yalokhu ngokuthuthukisa ezolimo nokugqugquzela abantu.
Uthe uhulumeni ugqugquzela abantu ukuthi bageze izandla ngamanzi nensipho njalo ukugwema ukubhebhetheka kwegciwane iCorona, wathi ukumiswa kokuphakelwa kwamanzi kungaphazamisa imizamo kahulumeni.
Uthe uhulumeni uhlezi ememezela ethi uyasebenzisana nabelaphi bendabuko kodwa uma sekumele kuhlanganwe kubanjiswane uhambela kude nabo.
Uthe uhulumeni ukhathazekile ngenkinga yokungabibikho kwemisebenzi yingakho ezofaka uR74 billion ezinhlelweni zokudala amathuba omsebenzi.
Uthe uhulumeni unesivumelwano neSantaco ngezigameko ezifuze lezi kwezokuthutha.
Uthe uhulumeni unomthetho wokuthi itekisi ngayinye ibe nemvume yayo, kuyenzeka ukuthi umnikazi wamatekisi ayisithupha abe nezimvume zamatekisi amabili, nazo uthole ukuthi bezivuselelwa, zisabambekile ebhodini.
Uthe uhulumeni usacubungula izindlela zokugunyaza ukusebenza kwezimoto zeTaxify ne-Uber kodwa ukuthi azigunyaziwe akuchazi ukuthi azivalwe ukusebenza.
Uthe uhulumeni usazama izindlela zokunqanda ukudilizwa kwabantu emisebenzini.
Uthe uhulumeni usebonile ukuthi lena akuyona impilo angayilwa eyedwa ayinqobe.
Uthe uhulumeni usekubuyisele konke obekumele kubuyiselwe enkosini okuyizinsiza kusebenza okuhlanganisa neholo. Kodwa ngebhadi ubengakwazi ukubuyela esigodlweni esikhulu njengoba sisaqhoqhobelwe yindodana yakhe.
Uthe uhulumeni usemkhankasweni wokucubungula ukuthi mungakanani umhlaba osezandleni zikahulumeni.
Uthe uhulumeni usethenge u-51 million wemigomo, u-31 million uzovela kwaJohnson & Johnson bese u-20 million uvela kwaPfizer.
Uthe uhulumeni ushaye isikhala ngokuthi athi akuvulwe izikole ngesikhathi sisephezulu isibalo sabantu ababulawa nabangenwe iCorona.
Uthe uhulumeni uxhumane nabamahlelo ehlukene ngaphambi kokuthatha isinqumo sokuvala izwe.
Uthe uhulumeni uyazi ukuthi kunenkinga embonini kashukela, yingakho efuna ukuza nohlelo lokushintsha isimo ukuze kube nozinzo embonini.
Uthe uhulumeni uzibophezele ekuthuthukiseni umnotho wasemakhaya nasemalokishini wathi banezinhlelo zokuheha abatshalimali ukuba bayovula amafemu kwingqalasizinda yakudala koQwa Qwa, Isithebe, Dimbaza nakwezinye izindawo.
Uthe uhulumeni uzimisele ngokusebenza kanzima ukuze abantu bakuleli nabangaphandle bakwazi ukufaka imali ukuze kuthuthukiswe umnotho.
Uthe uhulumeni uzokhipha izindawo ezingaphansi kwakhe ukuze abantu bakhe izindlu zabo.
Uthe uhulumeni uzoqhubeka nokuxhumana nomphakathi mayelana nokuthi uzozuzani ngalo mshwalense.
Uthe uhulumeni uzosebenzisana nehhovisi lomcwaningi mabhuku jikelele ukulwa nenkohlakalo futhi komasipala kuzofakwa izazi zemikhakha ehlukene ebesezithathe umhlalaphansi kodwa ezizinikelayo ukulungisa ezokuphathwa kwemali.
Uthe uhulumeni uzoweseka amabhizinisi abantu abasha abakhombisa intshisekelo nesibindi sokuqala amabhizinisi ayo.
Uthe uhulumeni wadingisa abaholi abangamashumi amabili nanhlanu besuka ezifundeni zaseNatali nakwaZulu,  badingiselwa esiqhingini saseSt Helena, okubalwa kubo noNtelezi kaKhukhulela Msani waseMthwalume eziNkumbini,  owagula washonela khona esiqhingini.
Uthe uhulumeni wakha uhlaka nezinhlelo ngenhloso yokuhlangabezana nezimfuno zalaba bashayeli ukuze kubhekwane nezinselelo ezikhona. UMnuz Sipho Zungu ongusihlalo wenhlangano yabashayeli bamaloli i-All Truck Drivers Foundation, uthe azikho izinhlelo zalolu hlelo abanazo.
Uthe uhulumeni wakhe ufuna ukuthi kuhoxiswe okwesikhashana amalungelo obunikazi bempahla athinta ukukhiqizwa kwemigomo yeCovid-19 (Trade-Related Aspects of Intellectual Property Rights (TRIPS).
Uthe uhulumeni wakhe uzoyibhekisisa indaba yokulayishwa kwezindimbane zemithwalo ematekisini asuke elayishe abagibeli abanye abagoloza ukuthenga isihlalo sokubeka imithwalo. UZikala usamukele isinqumo sokuvalwa kokudayiswa kotshwala uma uzobuthenga uhambe nabo, kusukela ngoLwesihlanu kuze kube uMsombuluko.
Uthe uhulumeni wakuleli owawubuswa ngobandlululo, waba nesandla ekulweni nokuntswinywa kweZimbabwe ngoba yayeseka abalweli benkululeko baseNingizimu Afrika.
Uthe uhulumeni waziswe izolo ngemiphumela yalo wesilisa okuqinisekiswe ukuthi unaleli gciwane. Zingu-13 izibhedlela ezihlelelwe ukubhekana naleli gciwane kuleli.
Uthe uhulumeni we-ANC uhlala ukhuluma ngokuthi usezinhlelweni zokonga imali kodwa eThekwini iyaxhashazwa.
Uthe uhulumeni wenza okusemandleni ukuthi izindawo zokugoma zibe seduze nabantu.
Uthe uhulumeni wesifundazwe uyazama ukulinganisa ubulili uma uqasha abazoba sezikhundleni zokuphatha.
Uthe uhulumeni wesifundazwe uyingxenye yemicimbi yokwethulwa kwalo mkhankaso ezweni lonke oholwa uNkk Bathabile Dlamini, onguNgqongqoshe wabeSifazane. Umkhankaso uqala ngoNovemba 25 uphothulwe ngoDisemba 10.
Uthe uhulumeni wesifundazwe wazama ukuhlithwa lo masipala kwi-IFP ngo-2017, ngesikhathi uhulumeni wesifundazwe uthatha isinqumo sokuwuhlakaza.
Uthe ujabule kakhulu ngokuqokwa emikhakheni emingaka kulo mcimbi ngakho manje sekudingeka basebenze.
Uthe ujabule kakhulu ukuphinde athole ithuba lokwethula uhlelo, iLife With Thami, ekhonjiswa njalo ngoMgqibelo kuSABC 2, ngo-6 ntambama.
Uthe ujabule kakhulu ukusebenza nabantu abahlonishwayo kuleli futhi okungelula ukubathola.
Uthe ujabule ngendlela abadlali abahlale ngayo kulokhu abebekuhlelile kodwa uyazi ukuthi kunamaqembu angcono kunelakhe lapho engeke akwazi khona ukwenza akwenze kwiSekhukhune.
Uthe ujabule ngendlela abantu abayamukele ngayo i-albhamu yakhe futhi unethemba lokuthi bazoyijabulela neDVD.
Uthe ujabule ngendlela amaphoyisa namasosha aqhuba ngayo umsebenzi wawo beqinisekisa ukuthi uyagcinwa umthetho nemigomo ebekiwe yokuvalwa kwezwe.
Uthe ujabule ngendlela ingoma yabo ethakaselwe ngayo kangangokuba ize yahamba phambili kwiTop 20 yoKhozi FM.
Uthe ujabule ngobulungiswa kuleli cala, futhi bayabonga kakhulu ngokuxhaswa abantu abehlukene kuleli.
Uthe ujabule ngohlelo lwe-Early Childhood Development.
Uthe ujabule ngokuba sohlwini lwentsha engu-200 eyenza izinto zenzeke eNingizimu Afrika ngoba ukholwa wukuthi izinto azenzayo zinomthelela omuhle ezweni.
Uthe ujabule ngokubuyela ekulingiseni ngemuva kweminyaka ethathe ikhefu.
Uthe ujabule njengoba ephumile ecaleni futhi ufisa izwe lazi ukuthi isipokwe siphumile ngoba baningi abese bejabule bebhalela amaphepha befonela nemisakazo bekhuluma ngaye.
Uthe ujabule ukuthi ekugcineni othisha bakwaGrade R sebezobhekelelwa njengoba uhulumeni ehlela ukuthi i-Early Childhood Development ibe yimpoqo.
Uthe uJack uzothola ngomndeni wakhe nangomama wakhe emuva kokuthi eye esangomeni, okuzothi esamfuna uTshidi (Latoya Makhene), amthole kuqala, ukuze afeze izinhloso zakhe.
Uthe uJaji Makhubele unikwa kuze kube uJulayi29 ukuthi alethe izincwadi ezifungelwe ezilindeleke kuyena.
Uthe ujele oyedwa ugcina esegada iziboshwa eziningi.
Uthe uJerry no-Amogelang bazofika bengabantu abadumele ngokuzwa izindaba zokudlula emhlabeni kukaBakang.
Uthe uJub Jub uzobuyela eThekwini uma kukhona abantu abambizela khona ukuthi azobaphenyela abathandana nabo.
Uthe uJula kumele enze isiqiniseko sokuthi kunokusebenzisana okuhle emaphoyiseni ukuze kube nozinzo.
Uthe ujwayele ukuzingela abambe izinyamazane ngezinja zakhe namanye amaphisi. UMthethwa wubezwakala ekhululekile nje, kuzwakala ukuthi yinto encane kuye, wubesiza umphakathi obuxakekile.
Uthe uKaunda akangeni ndawo ekuboshweni kukaNdobe, yinto ephethwe uphiko lwamaphoyisa kuzwelonke.
Uthe uKaunda ukwenza lokhu ngoba enenkolelo yokuthi akuwona umphakathi okumele usuke ezindaweni ohlala kuzo uzobika ngezinkinga eCity Hall kodwa abasebenzi bomkhandlu okumele baye emphakathini.
Uthe uke abangwe abantu besifazane befuna ukushutha naye kodwa ehlise umoya abanike ithuba ngoba ukholwa ukuthi babamba iqhaza elibalulekile ngokubuka uhlelo nokuyinto ebajabulisayo, ekhomba ukuthi benza umsebenzi omuhle ojatshulelwa ababukeli.
Uthe uke abone abanye abaculi besizwa wosomatekisi noma yizinyanga ezinemali naye angakujabulela nalokho.
Uthe uke athule ezwa abantu behudulela phansi igama likaZuma ekubeni engumuntu wabantu.
Uthe uKelly alikho icala abhekene nalo elithinta ukubulawa kukaMeyiwa waphinde wachitha nemibiko esezinkundleni zokuxhumana yokuthi angase aboshwe maduze lomculi.
Uthe uke waba nokusola ukuthi kukhona okushaya amanzi uma kuphela amasonto amabili ingamfoneli futhi ingezi ukuzombona njengenjwayelo.
Uthe uke waba sePhalamende ethunywe yi-IFP, wakhiqiza inqwaba yodokotela kanti wake waba nguthishanhloko wesikole futhi wake waba yiphini lemeya.
Uthe uke wahlaba ikhefu lokugula izinyanga ezintathu, wabika ngalo futhi ubezobuyela emsebenzini ngoDisemba 15.
Uthe uke wakhuluma neDanish Airlines ebifuna ukusebenzisana neSAA ukuze ingenise kwamanye amazwe.
Uthe uke walethelwa ngisho iphoyisa mbumbulu uBrigadier Musa/Mzi Khumalo waseZimbabwe kuthiwa uvela ekoMkhulu lamaphoyisa kuthiwa akazomphenya wafike wabhibhidla uma emhlohla imibuzo wamtshela ukuthi akabone afike ngayo.
Uthe uke walithola ithuba lokuqondisa ifilimu emfishane futhi usafisa ukwenza amanye. Uthe usekwenze konke emkhakheni wokulingisa kodwa manje usefisa ukungena komunye umkhakha wokucathulisa ozakwabo abasafufusa.
Uthe uke wasebenzisana neTrompies kanti yona isebenzisana noJimmy, oshaya isigingci ohlala e-USA.
Uthe uke washadelwa eseneminyaka engu-24 kodwa wabuye wahlukanisa nonkosikazi wakhe.
Uthe uke wavalelwa amanzi ngenxa yaso lesi sikweletu, babuye bamvulela baxolisa.
Uthe uke waxhaswa yi-Agriculture Development Agency (ADA), yamkhokhela ukuthi afunde kabanzi ngebhizinisi.
Uthe uke wazama ukuhlala naye kodwa bangabona ngaso linye.
Uthe ukhalela abantu baseNdwedwe abazitshela ukuthi bazojabula kulo mcimbi obhuntshile.
Uthe uKhanyo ngumculi waseNewcastle, amcathulisayo kwezomculo kodwa enkampanini yakhe iBlack Aux Records kunowe-Afro Pop uMthoko Mlatha, azokhipha umsebenzi wakhe maduze.
Uthe ukhathazekile ngamadoda afika kancane ukuzogoma. Uncome abesifazane ukuthi bafika ngobuningi ikakhulukazi njengoba kuyinyanga yabo, u-Agasti.
Uthe ukhathazekile ngesimo sokuhlukunyezwa kwabesifazane kuleli esiqhubekayo athe kumele lokhu kuthathelwe izinyathelo ezinqala.
Uthe ukhathazekile ngezinsolo ezenziwe asezohlukanisa naye umshado noNkk Nomachule Mngoma, ukuthi wasebenzisa amandla akhe ukumbophisa koKlebe.
Uthe ukhathazekile ngoqhekeko kubaculi baseThekwini ngoba iBig NUZ ingelinye lamaqembu ababukela kulo.
Uthe ukhathazekile ukuthi abantu babuyela endleleni ababeziphethe ngayo ngonyaka odlule ngaphambi kokufika kwesivuvu sesibili seCovid-19.
Uthe ukhathele abantu abakhuluma into okungeyiyo nabangenaso isiqiniseko sayo.
Uthe uKhaya kuyimanje uhambela phezulu njengoba esefake indandatho yesethembiso.
Uthe ukhethe ukuya eShowe, ngenxa yokuthi bakhona abalandeli bakhe nakhona afuna ukuyobajabulisa.
Uthe ukhetho alungeni ndawo ekwehleni nasekunyukeni kukaphethroli ngoba intengo yawo ihlale ishintsha njalo ngoLwesithathu lokuqala enyangeni.
Uthe ukhetho lokuchibiyela lungenelwe ngamaqembu epolitiki awu-40 amelwe ngabantu abawu-444 ezweni jikelele.
Uthe ukhetho lungaba ngolukhululekile noma kuneCovid-19, njengoba kwenzeka kwamanye amazwe.
Uthe ukhetho lwangonyaka ozayo bazolungenela ngokuzimela.
Uthe ukhetho lwangonyaka ozayo lubaluleke kakhulu ukwedlula zonke esezike zabakhona.
Uthe ukhetho lwemikhandlu yamakhosi kulindeleke ukuthi lube ngoFebhuwari 29.
Uthe ukhethwe ukuthi abe ngunobhala walo soseshini nyakenye. Ngawo futhi lo nyaka uthe uqokwe ukuthi abe ngunobhala weSantaco, emkhandlwini wamatekisi aseNyankatho yeTheku iGreater North Region.
Uthe ukhiphe i-albhamu ethi Umgodi ngaphansi kwenkampani kaSanele abazi ukuthi ngeyabo bobabili kodwa akaze athole mali yayo. Uveze ukuthi ngaphansi kweMLH akakaze athole ngisho isenti.
Uthe uKhisimusi noNcibijane odlule uZahara ukudle esesibhedlela lapho elaliswe ngoDisemba 23 waze wakhishwa ngoJanuwari nonyaka, eyompontshwa utshwala emzimbeni.
Uthe ukholelwa ekutheni ukulokhu beqhubeka bebacija ngamakhono kuzobalekelela bakwazi nokuzimela bathole nesibindi sokuphuma ebudlelwaneni abangajabule kubo.
Uthe ukholelwa ukuthi uThabo Nodada noMduduzi Mdantsane beCape Town City bebekufanele ukubizelwa kwiBafana Bafana.
Uthe ukholelwa ukuthi wasuswa esikhundleni sobuNgqongqoshe wezeziMali ngoDisemba 9 ngo-2015 ngoba wanqaba ukudedela imali ukuthi iye ezinhlelweni ezithize.
Uthe ukholo luvivinyiwe ngakho lesi yisikhathi sokujabula ngomculo wendumiso.
Uthe ukholwa nawukuthi eminye imidlavuza iletha ithemba lokuthi kutholakale imishanguzo njengoba ethe uma kwaziwa ukuthi lowo mdlavuza udalwa yini kungenza bazame ukwenza imishanguzo yokuwelapha.
Uthe ukholwa ukuthi abantu abathumba uyise, kuseyibona kanye laba abake bazama ukumbulala ngoSepthemba nyakenye.
Uthe ukholwa ukuthi amaqembu ayisihlanu aqede phezulu ngesizini ka-2016/2017 asazowushubisa umbango weligi ngesizini ezayo.
Uthe ukholwa ukuthi iNingizimu Afrika ingakwazi ukunqoba leli gciwane uma abantu bezolandela imithetho ebekiwe.
Uthe ukholwa ukuthi u-Eugene unempi yakhe yedwa nongqongqoshe engahlangane namaciko.
Uthe ukholwa wukuthi inhloso yalo mbiko wukuzama ukungxolisa igama lakhe ukuze intsha ingamethembi njengoba beya engquqngqutheleni.
Uthe ukholwa wukuthi inkinga ingaphezu kwalokhu okushiwo wucwaningo.
Uthe ukholwa wukuthi lokhu kungenzeka ukuthi kuhlobene nokudlwengulwa kwendodakazi yakhe okusolwa umakhelwane obethenjiwe.