input
stringlengths 1
130k
⌀ |
---|
Uthe uhlabeke umxhwele ngenkathi evakashele iTshwane University of Technology (TUT), lapho ethole khona ukuthi lesi sikhungo sizenzela izibulali magciwane ezisetshenziswa ukuzivikela kwi-Covid-19, nokuthi lezi zifutho lesi sikhungo siphinde siphanise ngazo emiphakathini ehlwempu. |
Uthe uhlala nabazukulu bakhe abathathu kuyona. |
Uthe uhlala nonina nodadewabo ababili, yena uphakathi nendawo kubo. |
Uthe uhlale egqugquzela abanye abakwezokungcebeleka ukuthi babe namabhizinisi eceleni. Yize engafunanga ukuwadalula amanye kodwa uyaziwa ngokuba yingxenye yenhlangano yabesifazane Imbumba yeMbokodo ekhuculula izindawo zokulahla imfucuza izenze amapaki. |
Uthe uhlale yedwa iminyaka ewu-15 abasemzini bemthathile umyeni wakhe. |
Uthe uhla lwezingoma lukhethwe yikomidi labo ngaphambi kokulidedela kubantu ukuthi baphawule ngalo. “Sibheke udumo nokudlalwa emsakazweni kwezingoma. Siphinde sacela ukuphawula kwabanye abantu abasembonini.” |
Uthe uhlanganile nabamele izitshudeni ngaphambi kokuba nezithangami zabezindaba ezimbili, esasimayelana nokuxhaswa kwezitshudeni nesokuqala konyaka wezemfundo u-2021. |
Uthe uhlangene neziphathimandla zeNational Student Financial Scheme (NSFAS), zakuqinisekisa ukuthi ayikho ithenda yama-laptop ekhishiwe. |
Uthe uhlaselwa nje ingane yakhe eneminyaka emibili ibibukela, ikhala. |
Uthe uhlela nokwenza amakhonsathi amabili eThekwini naseGoli. |
Uthe uhlelela ukuthola izeluleko zomthetho njengoba sekuvele lezi zinsolo. |
Uthe uhlele ukuthi ngoMashi 2 enze umcimbi omkhulu wokuyethula i-albhamu yakhe ozoba seThekwini. |
Uthe uhlelo alwethulayo iThe Daily Show, luqokwe emikhakheni emithathu kulo nyaka. |
Uthe uhlelo i-EPWP lusizile lwakha amathuba emisebenzi angu-10 million kwakhokhwa uR64 billion. |
Uthe uhlelo iNational Development Plan, olubhekene nokuthuthukiswa kwengqalasizinda kuleli, luyefana neFreedom Charter ngoba kuhloswe ngalo ukuthuthukisa umphakathi. |
Uthe uhlelo i-One Night with My Ex, bayathemba ukuthi luzojatshulelwa abaningi njengoba luqukethe okuningi okuzodonsa amehlo abantu futhi lubashiye bebambe ongezansi. |
Uthe uhlelo iThe Real Housewives Of Durban luzobonakala emazweni angu-40 ase-Afrika, kulona kuzobonakala ubumnandi obufana ncamashi nezinongo ezijwayele ezisetshenziswa abantu baseThekwini uma bepheka. |
Uthe uhlelo lokubhalisa oluqale ngoMsombuluko luqhubeka kahle, luzophothulwa ngokuphela kwenyanga. |
Uthe uhlelo lokubuyekeza kumele lugxile ezihlokweni ezizohambisana nemigomo ebekiwe yezivivinyo. |
Uthe uhlelo lokubuyekeza kumele lugxile kakhulu ezifundweni ezinesibalo esikhulu sabazobhala. |
Uthe uhlelo lokubuyiswa komhlaba beluhamba kancane ngenxa yezizathu ezehlukene okwenze ukuthi kube nokuvungama. |
Uthe uhlelo lokudiliza abasebenzi olwaqala ngoMashi 23 luyaqhubeka kodwa basamile ukusebenza ukulandela imithetho kahulumeni. |
Uthe uhlelo lokufundela emakhaya kwezitshudeni ebezivele zifunda kule nyuvesi, luqale ngoMashi 29. |
Uthe uhlelo lokugoma abaneminyaka engu-18 kuya phezulu luzoletha izitshudeni ezingaphezulu kuka-700 000 zasemanyuvesi. |
Uthe uhlelo lokugoma kumele luqhubeke ngobunyoninco. |
Uthe uhlelo lokugonywa kwabasebenzi bezempilo luzoqhubeka njengoba bekuhleliwe kuzosetshenziswa umgomo, iJohnson&Johnson ucwaningo oluveze ukuthi iyalwa negciwane i501Y.V2 nePfizer |
Uthe uhlelo lokuhlola ukuphuza kubashayeli i-Evidentiary Breath Alcohol Testing (EBAT) izoba usizo olukhulu ekulweni nabashayela bephuzile. |
Uthe uhlelo lokuhlunga luthathe isikhathi eside kunaleso ebesilindelekile ngoba bebefuna ukuqinisekisa izinxephezelo zitholwa ngabantu abafanele. |
Uthe uhlelo lokukhishwa kwezitifiketi phambilini lwamiswa ezifundazweni emuva kokuba izwe lifakwe esigabeni sesine somvalelandlini. |
Uthe uhlelo lokukhokha kwaFNB luqhubeka kahle, wanxusa abazithola benenkinga ukuthi bacele usizo eFNB baphinde balandela imigomo yokugcwaliswa kwefomu. |
Uthe uhlelo lokukhokhwa kwezikweletu lwaqalwa wumnyango uhlanganyele noMnyango wezeMali nowokuHlela, ukuQapha nokuHlola kanti luyaqhubeka. |
Uthe uhlelo lokukhuculula amafutha asebebenzile lwenzelwa ukuvikela imvelo ngokuthi angachithwa kodwa ahlanzwe ukuze abe sesimweni sokuphinde asebenze. |
Uthe uhlelo lokulanda izimpahla ezithathiwe luyaqhubeka futhi luyimpumelelo. |
Uthe uhlelo lokuphinde kusetshenziswe impahla nalo luyaqhubeka ngempumelelo. |
Uthe uhlelo lokuqashwa kwabantu abasha kungenzeka luthathe inyanga eyodwa noma ezimbili ngoba umasipala kufanele ukhangise izikhala zomsebenzi, bese kulandelwa zonke izinhlelo ezenzeka uma kuzoqashwa abantu. |
Uthe uhlelo lokuqashwa kwamaphoyisa luvulelekile kodwa uma kukhona abanombono wokuthi kufanele lwenziwe ngenye indlela umasipala uzoyamukela imibono yabo. |
Uthe uhlelo lokuqokwa kwabazomaka amaphepha luphothulwe ngo-Agasti. Bawu-8 219 abazomaka ezikhungweni eziwu-30 zokumakela. |
Uthe uhlelo lokuqoqwa kwenyufomo bazolwenza ngoLwesine noLwesihlanu, wacela abafundi ukuthi bahambise inyufomu ezikhungweni abebebhalela kuzo, erenke yamabhasi eVerulam nasesitolo sokudla iBoxer eNdwedwe. |
Uthe uhlelo lokusebenza kwamajele luntekenteke, okwenza lingabi bikho ithemba lokuthi iziboshwa ziguquke ejele. |
Uthe uhlelo lokusebenza lothisha kumele lushintshwe ukuze kuzanywe ukuvala isikhala sezinyanga ezimbili esimoshekile izikole zivaliwe kulandela ukubheduka kweCorona. |
Uthe uhlelo lokusetshenziswa komshini luqale ngo-2009 kodwa kwaphazanyiswa yicala elafakwa ngo-2011 elaziwa ngeHendrics Case okwenza ukuthi lumiswe. |
Uthe uhlelo lokuthengwa komgomo weCovid-19 lungolukhulu kunazo zonke izinhlelo zokuthengwa kwemithi ezake zenziwa ngesikhathi esifishane. |
Uthe uhlelo lokuxegiswa kwemigomo kathaqa noma yokuvulwa kwezinto ebezivaliwe ukuze kunqandwe ukusabalala kwegciwane lwenziwa emva kokubonisana nabantu abaningi, akuvele kwenziwe nje. |
Uthe uhlelo lokuxhasa osomabhizinisi abancane lwenzelwa wonke usomabhizinisi omncane kusukela konesipaza, izitolo ezejwayelekile namanye inqobo uma kungowakuleli. |
Uthe uhlelo lokwakhiwa kwalezi zikhungo luqale ngo-2016 njengoba zikhona nakwamanye amalokishi okuyiNanda, KwaDabeka naseChesterville. |
Uthe uhlelo lokwelashwa kweziguli ngala maphilisi olusazodalulwa luzovuleleka kuzo zonke iziguli kodwa odokotela nabasebenzi bezempilo kuzoba nemithetho okumele bayilandele. NgoMsombuluko i-AfriForum nabanye odokotela bafake lesi sikhungo noNgqongqoshe wezeMpilo kuleli uDkt Zweli Mkhize enkantolo, befuna ukuthi kugunyazwe ukusetshenziswa kwala maphilisi. Bebekhala nangokuthi abalimi okuyibo abawasebenzisa kakhulu la maphilisi, abasawatholi emakhemisi ezilwane kanti uma bewathola aseyabiza. |
Uthe uhlelo lubalwa ezinhlelweni eziningi abanazo njengeSanac eziyingxenye yokulungiselela iWorld Aids Day engoDisemba 1. |
Uthe uhlelo lukahulumeni lokuthuthukiswa kwezifunda, luzoxazulula izinkinga ezibhekene nomasipala. |
Uthe uhlelo lukaMengameli lwemisebenzi luzohambisana nolomkhakha ozimele kanjalo neminyango kahulumeni. |
Uthe uhlelo lukazwelonke olusungulwe nguhulumeni nazo zonke izinhlaka ezithintekayo lungaphinde lusize ekutheni kube nabantu abangabhekana nomsebenzi wokuqinisekisa ukuthi luyafakwa nokuthi lulandelwa ngendlela efanele. |
Uthe uhlelo lumayelana nokusimamisa umnotho nokuthi abantu bathole imisebenzi. |
Uthe uhlelo lumayelana nomjolo, ngakho alukhethi siqu samuntu. |
Uthe uhlelo luzokhombisa abantu besifazane nabesilisa abafuna ukuba nabazothandana nabo. |
Uthe uhlelo luzokwenza ukuthi nabavilapha ukuya ezitolo nasemitholampilo ukuyolanda amakhondomu bawathole ematekisini. |
Uthe uhlelo lwabo luthi abantu abazoqokelwa ezikhundleni bazophakanyiswa kuyona ingqungquthela ngoba akukhethwa emagatsheni njengoba kwenziwa kwi-ANC. |
Uthe uhlelo lwakhe aluhlukile kakhulu kunalolu abantu ababemazi elwenza, iBahle Bagezile kuKhozi. |
Uthe uhlelo lwakhe waluqopha ngonyaka odlule ngaphambi kokuthi kubhebhetheke igciwane iCorona. |
Uthe uhlelo lwasePhalamende lokulwa nalesi sihlava lusezithebeni maduze luzolunga. |
Uthe uhlelo lwenziwa ngokubambisana nemizamo yeNhlangano yezeMpilo eMhlabeni (WHO), ekuqinisekiseni ubufakazi bokuthi abantu bagomile emhlabeni jikelele. Uthe kulindeleke ukuba lingapheli isonto elizayo abantu bakuleli asebegomile, bengakazitholi lezo zitifiketi. |
Uthe uhlelo lwesibili lokukhokha luzoqala maduze futhi amaciko azonikezwa izinsuku ezingu-14 ukuthumela izicelo. |
Uthe uhlelo lwesibili, oluzohlola ubumbano enhlanganweni yingqungquthela yeNGC. |
Uthe uhlelo lwezangoma oluthi Izangoma Zodumo, luyabuya. Imidlalo emibili emisha okukhona othi Grootboom and Sons, izobonakala kulesi siteshi. |
Uthe uhlelo lwezindaba olwethulwa nguNkokhelo Msomi bazobe belwethula bekhona kule ndawo. |
Uthe uhlelo olukhona manje olweziphakamiso ezenziwa ezinhlakeni ezehlukene zokuxhaswa kwezitshudeni. |
Uthe uHlengiwe Mhlaba uzocula ihora. Abanye abazonandisa nguKhaya Mthethwa, Abathandwa, Malusi Mbokazi nabanye. Amathikithi atholakala eComputicket ngoR150, aweVIP abe nguR500. |
Uthe uhlezi esho ukuthi abantu abafuna ukubhikisha bangafuni ukuvota akuyona indlela yokuphakamisa izikhalazo. “Kumele uvote, ubuye ukhalaze ukuthi ngivotile ngakho ufuna kulungiswe izinto.” |
Uthe uhlezi exhumana nomphakathi nezinhlaka ezehlukene eziwumele ngakho uyamangala ngoba umbhikisho uqale esanda kuxoxa ehhovisi lakhe nabantu abanolwazi ngezinhlelo zamanzi kule ndwo. |
Uthe uhlobo lwalezi zibhedlela okwamanje lutholakala emadolobheni amakhulu kuphela, walinganisa ngeKing Edward V111 neGrey’s. |
Uthe uhlonishwe ngomsebenzi wakhe wokuthuthukisa abantu abahlukene kwezomculo. |
Uthe uHlophe udlule emhlabeni namhlanje kwakhe ePimville, eSoweto namhlanje ekuseni. “Ubengaguli kodwa ubesenamahlalakhona ngenxa yobudala njengoba ubeseneminyaka engaphezu kuka-70. Angikabi nayo imininingwane egcwele ngenxa yokuthi bengingekho ekhaya,” kusho uNkk Chonco. |
Uthe uhlu abebelusebenzisa bekhipha ukudla beluthathelwe esicelweni sabaholi bentsha, esabaholi be-ANC eThekwini nakumakhansela e-ANC. |
Uthe uhluleka nawukuqoka abantu abanamava abazobhekela ezokuqasha. |
Uthe uhlu lwabo lokuheha abavoti imanifesto luzobe selulungile ngoJanuwari futhi akangabazi ukuthi bazoheha abantu abangazwani nenkohlakalo abafuna impilo engcono. |
Uthe uhoxe ebuholini be-ANC engene ohlwini lwesigungu esiphezulu se-ANC KwaZulu-Natal. |
Uthe uhubhuza amanga futhi unenzondo ngabantu besifazane. |
Uthe uhulumeni akafuni ukubheka izinga lempilo elibizayo kunalokho ufuna ukuphuca abasebenzi imihlomulo yabo. |
Uthe uhulumeni akufanele abaphathe ngendlela efanayo namabhizinisi asebenzela koFlorida naseMhlanga ajwayele ukudiliva noma izwe lingavaliwe. |
Uthe uhulumeni awufuni ukuqagela ngendlela eyasetshenziswa abakwaBushiri ukweqa kodwa uthembele ophenyweni olwenziwayo okuyilo elizoveza konke ngokweqa kwabo. |
Uthe uhulumeni bekufanele aqinisekise ukuthi isivumelwano silandelwa ngokwezigaba zaso ukuze abasebenzi bakwazi ukuthola imali. |
Uthe uhulumeni bekumele abheke izindawo lapho izingane ziqala khona zisencane ukwazi ngocasi, bese egxila kuzona. Uveze ukuthi ukufundisa ngocansi zonke izingane kungandisa nezibalo zokukhulelwa. “Ingane kumele itshelwe ulwazi olulingana nomqondo wayo. Ayikho ingane yakwaGrade 4 esinomqondo okulungele ukufunda ngocansi. Kungcono kufundiswe imiphakathi nabazali ukuthi yini engenziwa ukugwema ucansi ezinganeni kunokufundisa zona,” kusho yena. |
uthe uhulumeni kawukagudluki odabeni lokubuyiselwa komhlaba kubantu.Ukusho lokhu ekhuluma namakhulu entsha abevela komasipala abahlukene emhlanganweni wokucobelena ngolwazi kwezolimo, obizwa nge-Agriculture and Youth Indaba obuseDundee ngoLwesibili. |
Uthe uhulumeni kufanele anike abantu ubunikazi bomhlaba ukuze kungabi lula ukuthi baphucwe njengoba ezama ukwenza kubantu baseXolobeni. |
Uthe uhulumeni kufanele avale izikhala zodokotela ezikhona, andise onesi nabanye abasebenzi bezempilo. |
Uthe uhulumeni kufanele enze isiqiniseko sokuthi uhlelo lokuthenga amalahle kwa-Eskom luhamba ngendlela ehlelekile. |
Uthe uhulumeni kufanele naye andise izindawo ezine-wifi yamahhala, izinkampani zamaselula zenze kube lula ukuthi wonke umuntu akwazi ukuthenga i-data. |
Uthe uhulumeni kumele abheke indlela yokunciphisa isibalo seziboshwa ejele ukuze ukwazi ukuqala uhlelo lokuhlukanisa iziboshwa nojele. |
Uthe uhulumeni kumele akhiphe imali ukuze kuzoxazululeka le nkinga, wabalula nokushintshwa kohlelo lokusebenza kamajele. |
Uthe uhulumeni kumele aqinise umthetho njengoba enza odabeni lokubhenywa kukagwayi ezindaweni zomphakathi. |
Uthe uhulumeni kumele asivikele isinqumo sakhe kulolu daba kunoma ngubani ongafuna ukusiphonsela inselelo ngisho enkantolo. |
Uthe uhulumeni kumele azethule zonke izincomo ezenziwa engqungqutheleni eyayiseNasrec ngo-2017. |
Uthe uhulumeni kumele enze isiqiniseko sokuthi abaphuma kwamanye amazwe bayahlolwa ngaphambi kokuthi bangene kuleli. |
Uthe uhulumeni kumele ushaye umthetho wokuthi kufane nokuvikela uMbuso ukubulala noma ubekwe amacala amabili. |
Uthe uhulumeni namabhizinisi azimele sebekhombise kaningi ukuthi abanendaba nempilo nenhlalo yabasebenzi ngokushaya indiva izimfuno zabo. |
Uthe uhulumeni ngeke akwazi ukwenza yedwa umsebenzi wamathoyilethi. |
Uthe uhulumeni ngokubambisana nezinhlaka zezomnotho baqhamuke namasu okuvuselela umnotho ukuze kuvuleleke amathuba omsebenzi angu- 800 000. |
Uthe uhulumeni njengamanje kuya phambili, wenza konke okusemandleni ukubhekana nalesi sifo nezinhlelo zokuzama ukusinqanda. |
Uthe uhulumeni nomasipala bazosebenzisana nesonto nemindeni ethintekile ukuletha uzinzo. |
Uthe uhulumeni ongumnikazi wamasheya kule nkampani nebhodi laseDenel lisebenza ngokuzikhandla ukuthola isixazululo ezinkingeni zale nkampani. |
Uthe uhulumeni ubamukela kahle ngakho ababhekele uhlelo lokutakula iSAA neSA Express abanalo ilungelo lokujaha ukuthi kudayiswe impahla yalezi zinkampani ngoba kusaxoxwa. |
Uthe uhulumeni ubengakahleli futhi ukuthi uziyothathaphi imali yokusiza le nkampani, kodwa zikhona ezinye izindlela eziminyungwayo. |
Subsets and Splits
No community queries yet
The top public SQL queries from the community will appear here once available.