input
stringlengths
1
130k
Uthe ufisa abadlali abafana noPercy Tau balandele kuyena ngokuthola ithuba lokuyodlala phesheya.
Uthe ufisa inkampani yakhe idlondlobale ize igcine seyakha ama-fridge.
Uthe ufisa ongaba nolwazi ngokubulawa kukagogo ukuba abikele amaphoyisa, angaziphindiseli.
Uthe ufisa sengathi uhulumeni angeza kuyena basebenzisane emkhankasweni ethile, ukuze kukhuthazeke abaningi ngokubaluleka ngokudla imishanguzo.
Uthe ufisa ukuba uZuma aphume ejele ephila. Namaphoyisa ayemlandile, wawatshela lokhu, kusho uDube.
Uthe ufisa ukugcina eseqashwa emicimbini ukuthi azokhombisa ngomzimba wakhe omuhle nobuciko bokupenda umzimba.
Uthe ufisa ukukucacisa ukuthi sisazokuba sibi kakhulu isimo ngokusuleleka kwabantu ngaleli gciwane ezweni.
Uthe ufisa ukuthi abalandeli beqembu baphume njengoba benzile kwiPremier’s Cup.
Uthe ufisa ukuthi balulame abadlali abebengekho emdlalweni weLeopards.
Uthe ufisa ukuthola umsebenzi njengoba ephume esenesitifiketi sikaN4 kwiCivil Engineering ayithole eMajuba FET. Waboshwa eqede uGrade 11.
Uthe ufisa ukuthola usizo lokuzithuthukisa ukuze asize ozakwabo abathanda ukudweba.
Uthe ufisa ukwazisa nezinye izingane nabazali ukuthi ukuphikwa wubaba nokukhuliswa wumzali ongakuzali akumele kuthathwe njengento osekumele kuhlalwe kuyona kuze kumise impilo yomuntu.
Uthe ufisa umthetho usebenze aboshwe amaphoyisa ngoba ukholwa wukuthi ayeqonde ukubabulala esebenzisa amandla awo.
Uthe ufisela uNompilo konke okuhle empilweni nasezifundweni zakhe.
Uthe ufonelwe yisisebenzi seWorld Athletics, e-England sibuza ukuthi i-ASA kayifisi yini ukuba neDiamond League noma iContinental Tour Gold ngonyaka ozayo.
Uthe ufuna abafelokazi bathenge ukudla nezingubo zokuswenkela uKhisimusi.
Uthe ufuna abantu bafike ngesikhathi emsebenzini ngoba baningi abagibela izitimela.
Uthe ufuna indlela engeke ikuphazamise ukuba matasa kwakhe lapho ekwazi khona ukuhambela izindaba kodwa aphinde aqophe nohlelo lwakhe.
Uthe ufuna izimpahla zakhe ezikubo kwalo DJ nemali abemboleka yona ngoba akasafune lutho olumhlanganisa naye.
Uthe ufuna kuphenywe umnikazi nowaseChina obephethe isibhamu ehlukumeza abasebenzi bomnyango kubhekwe ukuthi unazo yini izincwadi zokuphatha isibhamu aphinde athweswe necala lokubalekela umthetho.
Uthe ufuna kwenziwe ubulungiswa. “Kumele kube khona okwenziwayo. Angiyithandi le nto eyenziwe endodaneni yami. Ibuhlungu kakhulu inhliziyo yami. Ukubona indodana yami igxiza igazi ngaloluya hlobo kungihlukumezile kakhulu,’’usho kanje.
Uthe ufuna lezi zintombi zifunde ngoba amadoda icala lawo linye, athatha izingane zabantu bese eyozigqilaza.
Uthe ufuna nesinxephezelo kulona wesifazane ngokumethuka.
Uthe ufuna nokubuyela esikoleni njengoba agcina kwaGrade 8 ukuze avuse nekhaya lakubo.
Uthe ufuna nokuthi abasolwa bakhiphe abantu abebebathumile, kwenzeke ubulungiswa.
Uthe ufuna ubulungiswa kulolu daba ngeke alushiye kanjalo. Uvule icala ngoba ekhala ngokuthi ulimale kanzima ngenxa yobudedengu bomqashi wakhe ebe emtshelile ukuthi izinja ziyingozi.
Uthe ufuna ukubhala incwadi enomlando wobuciko baseNingizimu Afrika ngoba ubuciko buyakwazi ukukhuluma ngomlando wezwe.
Uthe ufuna ukubona ezakhe zenza kangcono ekhaya kuqala ngawo lo mdlalo weChippa.
Uthe ufuna ukubona iPhunya Sele Sele iqeda okungenani endaweni yesikhombisa okuzobe kusho ukudlondlobala kubona kunendawo yesishiyagalombili abayithole ngesizini edlule.
Uthe ufuna ukudlondlobala angenele imiklomelo yaphesheya.
Uthe ufuna ukufukula abesifazane abanesifiso sokufunda kabanzi ngebhizinisi lokukhiqiza iwayini.
Uthe ufuna ukufundela ukuba wuthisha. Umfowabo wathi ufuna ukufundela i-meteorology.
Uthe ufuna ukugcizelela ukuthi into esilele emuva ngemuva kwempi ende yokulwa nobandlululo wudaba lomhlaba.
Uthe ufuna ukugqokisa okwentombi yakwaZulu ukuqhakambisa imisiko
Uthe ufuna ukukhumbuza umphakathi ukuthi kuyicala ukuphazamisa ingqalasizinda. Uthe bayafisa ukuthi batholakale abasolekayo ukuze kwenziwe ngabo isibonelo.
Uthe ufuna ukulikhulisa uhlelo Uthando Noxolo njengoba enza kwiKhumbul’ekhaya egcine isithandwa abantu bonke bakuleli.
Uthe ufuna ukulwa nesihlava esiyinkohlakalo njengoba kuyisitha sabo sokuqala.
Uthe ufuna ukunekela izwe iqiniso, akanendaba nokufa usekulindele.
Uthe ufuna ukunikeza intsha amakhono okudweba, ukushutha imfashini nokukhiqiza imidwebo kusetshenziswa ubucwepheshe besimanje.
Uthe ufuna ukuqinisa idolo abantu baseNdumeni naKwaZulu-Natal ngokuthi bazothatha izinyathelo ezizovuna bona.
Uthe ufuna ukuqinisekisa ngisho ababukeli namalungu ebandla ukuthi lona umdlalo akukho lapho bewususela khona.
Uthe ufuna ukusebenza ngokuzikhandla afike ezingeni lika-Oliver Mtukudzi, osanda kushona. Wake wampika benoBra Hugh Masekela engomeni ethi, Mwana Wa Mai.
Uthe ufuna ukwenza ezinye izingoma ezizohlala esicongweni.
Uthe ufuna uMnyango wezeMfundo KwaZulu-Natal umthathele izinyathelo lo thisha, ufuna isinxephezelo sezindleko asengene kuzona elapha indodakazi yakhe ngokushaywa kwayo.
Uthe ufuna umsebenzi wakhe nowozakwabo usabalale umhlaba wonke abantu bazi ngamagugu, ubuciko, isintu nomsamo.
Uthe ufuna wonke umuntu azizwe eyingxenye yesifundazwe noma kuthiwa umuntu uhlala kuyiphi indawo.
Uthe ufunde lukhulu kulolu hlelo njengoba bevakashele esiShayamthetho, emisakazweni nakwezinye izikhungo zomphakathi.
Uthe ufunde lukhulu kulo mdlalo, hhayi kuphela ngokulingisa kodwa nangokwenzeka kubadidiyeli.
Uthe ufunde lukhulu ngokudlala indawo kaThokozile futhi ufuna ukudlala ezinye izindawo ngoba akathandi ukulingisa umlingiswa ofanayo nakweminye imidlalo.
Uthe ufunde lukhulu ngokulingisa nabantu abahlukene emafilimini okukhona kuwo iQuantico neThe Scorpion King: Book of Souls.
Uthe ufundisa isiZulu enyuvesi iDurban University of Technology ngakho akalambele emalini yomnikelo.
Uthe ufunzelelwa nawukuthi ngesikhathi iGalaxy isadlala kwiGladAfrica Championship yashaya iChiefs kowamanqamu eNedbank Cup.
Uthe uGama wayebhekene necala lokungalandeli umthetho ngesikhathi kukhishwa ithenda kaR18 million eyanikwa inkampani yonogada kalowo owayewumkhuzi wamasosha uGeneral Siphiwe Nyanda.
Uthe ugandaganda uzolimela namanye amalungu omphakathi kodwa kuzokhokhwa imali encane ezosiza ukuholela umshayeli nokuthenga udizili.
Uthe uganiwe futhi uthanda ukuzikhipha nomndeni wakhe isikhathi esiningi.
Uthe uGcabashe ubengakaze abatshele ukuthi unezitha kodwa ubewumuntu ophilela uNkulunkulu futhi engumholi wophiko lwentsha lwe-ANC emphakathini.
Uthe ugcine eseba sothandweni nomlisa ahlangana naye esontweni kodwa izinto zangahamba kahle wathola ukuhlukumezeka. Uthe lo mlisa ubengelona uhlobo lwendoda abezifisela lona.
Uthe ugcine esehoxisa umhlangano obalulekile wezolimo lapho bekuzoxoxwa ngokukhishwa kwezinkomo emasimini ukuze kuqale kulinywe njengoba sekusehlobo.
Uthe ugcine esemelwa wumqondo, engasazi ukuthi kumele enzenjani njengoba esechithwe yizinhlaka zomthetho.
Uthe ugcine ethathe isinqumo sokuphonsa ithawula emculweni ngoba wawungasamsizi.
Uthe ugcine ethathe isinqumo sokuyikhipha ingane yakhe nekadadewabo eMuzomuhle wayoyifundisa eMfume esikoleni okungakhokhwa kusona ngoba udonsa kanzima.
Uthe ugcine ezwa amahemuhemu okuthi bamjezisela ukuthi ungumuntu kaMnuz Jacob Zuma ngoba wayedansa naye emsiza emikhankasweni yakhe.
Uthe ugcine ngesonto eledlule ukukhuluma nomufi engakhombisi zimpawu zokuba nenkinga emkhungethe.
Uthe ugcizelela ukuthi iziguli ziye ezibhedlela ngoba kunabezempilo abaqeqeshiwe abaziyo ukuthi iziguli kumele ziphathwe kanjani.
Uthe ugculisekile ukuthi abafundi banawo amanzi, namathangi bawalethelwa ngendlela.
Uthe ugculisekile wugqozi olukhonjiswe abakhuzi bemibutho eyehlukene anethemba lokuthi luzonanela nakwabaphethe abazobe beqinisekisa ukuthi uyagcinwa umthetho.
Uthe uGC usegxile ekuculeni nasekusakazeni ohlelweni lwangoMgqibelo iThe Fix noDJ Vumar kwiGagasi FM ngo-1 kuya ku-4 ntambama.
Uthe uGcwabe uqokwe amahlandla amaningi kumaCrown Gospel Music Awards njengengxenye yokumbungaza ngemisebenzi yakhe endimeni yomculo
Uthe uGerrard uyazi ukuthi uhulumeni akanayo imali eyanele ngakho usebenzisana nabezemvelo ukuletha ubuchwepheshe besimanje obusetshenziswa ukuvikela izilwane zasendle.
Uthe ugesi usazoqhubeka unqamuke kuze kudlule ubusika ngoba izikhulu zase-Eskom azenzi lutho.
Uthe uGigaba bekungeke kumsize ngalutho ukubuyela ePhalamende ayohlala emabhentshini asemuva ngoba useke waphatha izikhundla eziphezulu.
Uthe uGigaba kufanele alandele isibonelo sowayenguNgqongqoshe weziMali, uMnuz Nhlanhla Nene asule akwazi ukuziphilela kahle ngokuthula.
Uthe uGigaba uhlulekile ukuphendula umbiko wakhe ezinsukwini eziwu-10 ayemnikeze zona ngaphambi kokuthi ashicilele lo mbiko.
Uthe uGigaba watshela ibhodi ukuthi lisibukisise kahle isinqumo sokumisa uGama emsebenzini. UMkhwanazi uthe ibhodi alizange liwenze umsebenzi wokubhekisisa isinqumo salo.
Uthe uGigaba wayehlale ekhuluma kabi ngale bhodi nasemphakathini.
Uthe uGigaba wayekwenza lokhu esidlangalaleni futhi nangesikhathi ethula inkulumo yakhe kwi Cape Town Press Club.
Uthe ugogo kamufi, oneminyaka engu-70, usale ethukile kakhulu ngenxa yalesi sigameko.
Uthe ugogo wakhe ubenezilonda emzimbeni nokuyikho okumenze waya esibhedlela.
Uthe uGordhan bekufanele asidlulise isinqumo sika-Adv Mkhwebane.
Uthe uGordhan ucindezela izikhulu ezimnyama emabhizinisini kahulumeni ukuze zibukeke njengabantu abangawazi umsebenzi nabakhohlakele.
Uthe ugqozi lokusakaza walifakwa ukulalela uhlelo lukaBob Mabena kangangoba waze waqaqa umsakazo kanina efuna ukumbona phakathi.
Uthe ugqugquzelwe nguthishanhloko wakhe ukuthi angenele lo mncintiswano.
Uthe ugqugquzelwe ukuthi lapho ehlala khona abantu besifazane kusenemikhakha okukholakala ukuthi ngeke bakwazi ukungena kuyo. Uma bengenile kuyo kukholakala ukuthi ngeke benze kahle.
Uthe ugqugquzelwe ukwesekwa akutholile efakaza ecaleni lika-Omotoso ukuthi asungule le nhlangano.
Uthe uGumede ubengumxhumanisi kusoseshini wabo futhi ubengumuntu obekusebenzeka naye.
Uthe uGupta wayefuna agunyaze umndeni wakhe (Gupta) ukuthi ibhanoyi lawo livunyelwe ukufikela kulesi sikhumulo sezindiza nabangani kanjalo nabomndeni wamaGupta ababeze emshadweni yize kwakwaziwa ukuthi i-OR Tambo iyisikhumulo sezindiza esimatasa kakhulu.
Uthe uGwala, owayenguphumasilwe yize ayekhubazekile ezingalweni, wabamba elikhulu iqhaza ekwakhiweni ubumbano lwabasebenzi kuleli nesisekelo somthetho obavikelayo.
Uthe ugxile ezintweni ebezivele zilindelwe okubalwa umhlaba, ezemfundo nezinye izethembiso.
Uthe ugxile kakhulu ekutheni intsha ithuthukiswa kanjani kanjalo nasemabhizinisni amancane.
Uthe ugxile ocwaningweni olubheka ukuthi lunganqandwa kanjani udlame.
Uthe uhambele Eshowe wayeka ukuya eThekwini ngoba efuna abantu bahambele izindawo abangazijwayele ukuzihambela.
Uthe uhambele iziteshi zethelevishini eziningi ehamba ecela uxhaso lalo mdlalo kodwa zonke zamchitha ngenxa yokuswela amava.
Uthe uhambo lubalulekile ngoba amazwe avakashelwayo analo uhlelo olufana nolweGo Durban abafuna ukuluqala.
Uthe uhambo lwabo lube olungelula kuyona yonke le minyaka kodwa kuyabajabulisa ukuba la bekhona manje.
Uthe uhambo lwabo luzobe luqoshwa kwazise benza iqophamlando elenziwa nguJoseph Litzieger. Uthe sebeke bafika kuleli ukuzoqopha uNongoma, bakhuluma nemeya, indlunkulu kaZulu naye ukuze bathole ngomlando wedolobha labo.
Uthe uhambo lwabo uselubheke ngabomvu njengoba enethemba lokuthi luzomvulela amasango.
Uthe uHanekom uyingxenye yabaholi beqembu abacindezela uSomlomo wephalamende uNkk Baleka Mbete ukuthi aphasise isicelo se-EFF sokuthi kube nevoti lokungabethembi ubuholi bukaZuma eliyimfihlo.
Uthe uHHP efika endimeni yomculo washiya abaningi bemangele njengoba weyecula umculo we-hip hop ngolimi lwesiTswana.
Uthe uHHP ushiye abazali, odadewabo ababili, indodana uLeano nomshana.
Uthe uHHP wabiza umhlangano owawuhlanganisa umndeni wakhe nokaLerato emzini ka-anti wakhe eDiepkloof ebazisa ngokuhlukana kwabo.