input
stringlengths 1
130k
⌀ |
---|
Uthe ubone kukuhle avalelise abonge nakubasebenzi bomnyango ngoba lona wumbuthano wokugcina omkhulu engungqongqoshe. Yize engadalulanga ukuthi uzoshonaphi, ukubeke kwacaca ukuthi ngeke esaba ngungqongqoshe emuva kokhetho. |
Uthe ubone kungcono ajoyine iqembu azokwazi ukufeza amaphupho anawo ngekusasa lakhe. |
Uthe ubone kungcono ukuthi adanse phezu kombhede ngempela uma ecula leli culo. |
Uthe ubone kungcono ukuthi adlale eduze kweqiniso, angacasuli abantu ukuze noma besafuna ukuqhubeka nalo mdlalo bamukeleke ehostela KwaMashu. |
Uthe ubone kungcono ukuthi amfake emagcekeni akubo uMbali ayovusa umuzi kayise, bangaze baphinde bathole enye ingane ngaphandle komshado. |
Uthe ubone kungcono ukuthi aqale inkampani yakhe yonogada, ekhula ngesivinini. |
Uthe ubone ngeledlule ukuthi inkampani isibalekile emuva kokuthi izikhulu zayo zingafiki emhlanganweni owawusedolobheni eThekwini. |
Uthe ubone ngewindi abantu bephonsa izitini abezithengele ukwakha, beziphonsa emgwaqweni. |
Uthe ubone okukhulu ukungazethembi kubadlali bakhe emdlalweni we-Arrows, ikakhulukazi esiwombeni sokuqala nacabanga ukuthi kudalwa ukungawini. |
Uthe ubone ukuthi ukudla kwakhe kuyathandwa ngesikhathi esethola ama-oda ngocingo kwabasebenza ezindaweni eziseduze, bembuza ukuthi uzofika nini. |
Uthe ubonga abalo mdlalo ngokumnikeza leli thuba lokulingisa indawo kaZiyanda. |
Uthe ubonga imikhuleko kanina akholelwa ukuthi yiyo emphumelelisile empilweni. |
Uthe ubonga iNkosi ngokumgcina aze abe neminyaka engaka. |
Uthe ubonga kakhulu Isolezwe namaphoyisa ngokusebenza ngokushesha ekuqinisekiseni ukuthi ingane itholakala ngokushesha. |
Uthe ubonga kakhulu uChomee owamxhumanisa no-Arthur Mafokate ukuze aqophe iCD yakhe entsha ezophuma kulo nyaka asebenze kuyo noWash Mahlangu. |
Uthe ubonga kakhulu uMashinga nonina uNonhlanhla Zintombi Xulu ngokumkhulisa ngendlela eqotho. Ngaphandle kokuba yintokazi esaziphethe kahle ubuye agxilise umqondo wakhe emfundweni. Uphothule uGrade 12 eNtongande High eminyakeni eyedlule futhi wenza unyaka wesibili ezifundweni zeCivil Engineering eMthashana TVET College. |
Uthe ubonga lonke ithimba asebenze nalo ngesikhathi behlanganisa i-albhamu yakhe. |
Uthe ubonga nakwamanye amaqabane akhe abemeseka ngesikhathi esabhekene nalesi sikhathi esinzima. UPhuzekhemisi ubethweswe amacala amabili okungelokubulala nelokuphatha isibhamu ephuzile. Womabili ubevele ewaphika. |
Uthe ubonga uMdali ngoba akazi ukuthi usinde kanjani olakeni lomphakathi |
Uthe ubonga unina ngokumfundisa ukusebenzisa imali ngendlela nokumkhumbuza ukuthi kubalulekile ukuthi ake athathe imali yakhe azijabulise. |
Uthe uBongeka uyalulama esibhedlela kodwa ukhathazekile njengoba ebelangazelele ukubhala izivivinyo zokuphela kwekota yokuqala yonyaka. |
Uthe uBongile uzoshubisa kulo mdlalo ngoba ehlose ukuziphindiselela kubo bonke abamona. |
Uthe ubonile abantu bemnikiza ezinkundleni zokuxhumana, wathi kumele baqonde ukuthi usemusha kulolu hlelo. |
Uthe ubonile ukuthi emarenki kugcwele abantu abasuka ezindaweni ezehlukene abagodukayo, okungenzeka ukuthi abanye beza kulesi sifundazwe. |
Uthe ubonile ukuthi ukugula yinto engakhethi muntu kungabamba noma wubani noma nini yingakho eshumayela ivangeli lokuthi kusheshe kusukunyelwe impilo. |
Uthe uBra Mesh ubenza ukuthi abathandi be-jazz bahlale belalele umsakazo ngamasonto ngendlela abeyidlala ngayo ingoma. |
Uthe ubuchwepheshe babo busebenza kahle kangangokuthi abaqashi nabasebenzi bayakwazi ukubona ukuthi yiziphi izinkampani esezikhokhelwe uma bevakashela iwebsite ye-UIF. |
Uthe ubuchwepheshe besimanje obumele busetshenziswe amaphoyisa omgwaqo, kumele busize ekutheni abashayeli bahlolwe igazi khona emigwaqeni ukuze imiphumela |
Uthe ubuchwepheshe buyatholakala kubafundi ngisho nasemazingeni aphansi. Uncome izikhungo zemfundo ephakeme yamakhono ngokukhiqiza izinsiza zokuvikela iCovid-19 ezifana nezifonyo, nezibulali magciwane. |
Uthe ubuchwepheshe buzobheka ushintsho olwandle, emifuleni uma kuba noshintsho luzosho lubuye lubheke ukuthi amanzi emvula angena emadanyini angakanani uma kunengozi lusho. |
Uthe ubudlelwane bakhe noMthethwa abubuhle wathi unethemba lokuthi lolu daba luzolungiswa kwi-ANC ngaphambi kokuthi luye enkantolo ngoba bobabili bangamalungu ale nhlangano. |
Uthe ubudlelwano babo bebuqine kakhulu kangangoba iSilo sinesigodlo saso esakhiwa wuNyazilwezulu eBuhleni, esinye sisentabeni iKhenani. Lezi zigodlo bezisetshenziswa yiSilo uma sivakashele amaNazaretha eBuhleni noma esentabeni iKhenani. |
Uthe ubudlelwano bakhe noDanger busafana ngoba bayaxoxa uma kukhona into ebalulekile. |
Uthe ubudlelwano bezwe laseNingizimu Afrika nelaseCuba busuka kude. |
Uthe ubudlwelwane noyise wengane abusebuhle ngoba sekunzima nokuthi aye ocansini emuva kokuba edlwenguliwe. |
Uthe ubufakazi abebebambelele kubona bokuthi isandla soThingo esasayina incwadi eqoka umholi waseThembezinhle, ingumkokotelo, sebuchithwe kwaze kwaba kabili enkantolo, akaboni ukuthi yini esingashintsha manje. |
Uthe ubufakazi obuqandula ikhanda obethulelwe inkantolo ngabagilwa bulandisa ngobunzima nesihluku abahlangabezana nakho begilwa ilaba ababili. |
Uthe ubugebengu benzeka kakhulu ebusuku nangezimpelasonto ngenxa yokusetshenziswa ngokweqile kwezidakamizwa notshwala. UJula uthe bazobhukula bathole izinkabi eseziqede abantu embonini yamatekisi kanjalo nakumaqembu emigulukudu ezindaweni ezifana neWentworth neSydenham. |
Uthe ubugebengu nokugqekezwa kwemizi nezindawo okuhlala kuyo abantu, yinto edlange kakhulu endaweni kangangoba namalungu omphakathi akhala ngakho. |
Uthe ubugebengu obukule ndawo buzoqedwa kungekudala ngoba akufanele kube khona izindawo ezaziwayo nezisatshwayo ngenxa yobugebengu. Ekhuluma ngezindawo ezinobugebengu obuxakile uthe enye abazoyihlasela yiPinetown neClermont asethole ukuthi kuphithiza amaphara ahlalise kabi umphakathi. |
Uthe ubugebengu obusabanika inkinga obenzeka emingceleni eManguzi phakathi kwelakuleli neMozambique. |
Uthe uBuhle bamaBhinca Festival buzoba seDa Chillas oLundi ngoMashi lapho kubekwe khona isiteki sikaR15 000. |
Uthe ubuhle bazo bunezelelwe yizinhliziyo zazo ezinhle, ezenze ukuthi zimkhiphe osizini, zimbuyisele nesithunzi endaweni. |
Uthe ubuhlungu budalwa ukukhulela ngaphandle kwenyama okumele ngabe ingaphakathi emgudwini wenzalo. |
Uthe ubuholi baseThekwini bubazisile ngalesi sinqumo. |
Uthe ubuholi be-ANC KwaZulu-Natal buzohlangana nobuholi be-ANC eThekwini maduze ukuze kudingidwe amacala abhekene neMeya yeTheku kanjalo nemibandela yebheyili. |
Uthe ubuholi beSABC bunomsebenzi wokwenza izinto ngendlela efanele nokuthi bungagqugquzeli ukwenziwa kwezinto ezingavumelekile. |
Uthe ubuholi besifundazwe abafuni ukulandela umyalelo wethimba eliphezulu lesikhashana elaqokwa. |
Uthe ubuholi besifundazwe bugxamalazile buyishaya ngapha nangapha. |
Uthe ubuholi bukaMaimane benze ukuthi abanye abalandeli bokuqina beDA bavotele i-VF Plus. |
Uthe ubuholi obuphezulu beMKMVA busebenza kanzima ukusiza ababengamasosha oMkhonto weSizwe. |
Uthe ubukhosi bakwaHlengwa abukaze bugcotshwe njengezinye izizwe ezinobukhosi. |
Uthe ubukhosi bebuvele bukhona ngaphambi kokuthi kube khona amaqembu ezombusazwe. |
Uthe ubulawa nje bekulindeleke ukuthi alethelwe umbondo ngenyanga ezayo njengoba ebesekhiphe nezimemo. |
Uthe ubulungu bukaMngxitama buzoze buphelelwe yisikhathi ngo-2020 futhi uyilungu laku-ward 34, eGoli. |
Uthe ubumsulwa bakhe uzobuveza enkantolo njengoba esehlanganise ithimba labameli abaphezulu abazomsiza. |
Uthe ubungeke umhlukanise uMpungose nomsebenzi wamatekisi abewuthanda. |
Uthe ubungoma akabenzelanga ukugqamisa igama lakhe kodwa wakwenza ngoba ehlonipha usiko. |
Uthe uBushiri uye kozinikela emuva kokuba kuboshwe inkosikazi yakhe. |
Uthe ubuye agembule futhi uhlale ewina izizumbulu zemali abeyigcinele ukulungisa umuzi wakhe. Uthe nguye ohambise abafana nemali. |
Uthe ubuye esephethe ucelemba akabange esamfica umzala wakhe wadubela endlini (efulelwe ngotshani) wayokhela ngomlilo. |
Uthe ubuyele esikoleni ngo-2018 ukuyofunda uGrade-11 ayewufeyile ngo-2014. |
Uthe ubuye nomakhelwane umsolwa elokhu esika izicubu zikamufi ezidla, ebeke nosawoti eceleni kwakhe. |
Uthe ubuye wahlangana nezigungu ezilawula izikole nezinhlangano zothishanhloko. |
Uthe ubuze ukuthi angobani kwaphendula laba ebebekequla endlini bathi nabo bangamaphoyisa bayahambisana. |
Uthe ucabanga ukuthi kudalwa wukuthi abazalwane abaningi basemanqika ngokuphepha kwabo. |
Uthe ucabanga ukuthi okunye okuthinta udaba lwemali, uRamaphosa uzokumemezela ngokuhamba kwezinsuku kodwa okunye kube kuqhubeka okuzosimamisa umnotho wezwe. |
Uthe ucabanga ukuthi useyayazi ingxenye yomhlaba ngenxa yamazwe asegide ephindelela kuwo ngenxa yokuthakaselwa komculo wegqom’. |
Uthe ucabanga ukuyomvulela icala ngokushisa indlu yakhe (uMagubane) kwazise akaqedile ukukhokha njengesivumelwane abasenza ngo-2012 bethengiselana ngendlu. |
Uthe ucabangela umndeni nezingane zakhe yize "engangicabangelanga engishaya". |
Uthe ucasuke ngokuphindwe kayishumi. Uthe ngathi ulele usazophaphama ngoba akakholwa ukuthi umfowabo wegazi angamudla izithende. |
Uthe ucasulwa ukuthi abantu besifazane bagcina sebengasakwazi ukuphila ngaphandle kweziphaqulo. |
Uthe ucela abantu bahlale belindele ngemininingwane ye-albhamu futhi bameseke njalo. |
Uthe ucela abantu bangamzondi, baqonde ukuthi akananxa nabo uzobe eqhuba umsebenzi wakhe kuphela. |
Uthe ucela abantu basebenzise uhlobo olusha lwezithuthi olwaziwa nge-Uber ukuze kugwemeke isiminyaminya emgwaqweni. |
Uthe ucela igama lakhe ligodlwe kodwa ubebalisa ngokuthi umshana wakhe wafa kabuhlungu maqede kwathula cwaka. |
Uthe ucela kuqhathaniswe i-Esiphambanweneni neBaba Ziveze ngoba ubengeke abe nankinga ukuba kuwine Uzuygcin’impilo Yam noma Yiba Nathi. |
Uthe uCele angalekelela ophenyweni olwenziwa ngamaphoyisa ngokubulawa kuka-Owethu. |
Uthe uCele ufuna ukucacisa ukuthi idokodo likaMeyiwa lisemaphoyiseni. |
Uthe uCele ukhombise ukuhlonipha kakhulu abale nkolo kunabantu bakuleli. |
Uthe ucele ukuthi bahlangane enxanxatheleni yezitolo e-Ottawa. UBalram uthe ngesikhathi efika ezitolo kungene abalisa ababili emotweni wahamba nabo baya egaraji likaphethroli ePhoenix. |
Uthe uchazeliwe ukuthi lokhu kungenxa yemithetho yezempilo nezokuphepha eBahamas. Uthembise ukuthi bazoqhubeka nokulekelela umndeni uma udinga usizo. Umufi obeneminyaka emibili esebenza kule nkampani, wagcina ekhaya ngoJulayi. Bekumele abuye kule nyanga, washona ngoFebhuwari 12. Namuhla ngo-5 ntambama kunomkhuleko kwaBhengu bese ngempelasonto kubizwe abezindaba ukuchaza ngohambo lomndeni lwaseBahamas. |
Uthe uChen unenkampani ehweba kwiHong Kong Stock Exchange iSino Energy International eyayinoR2 billion esikhwameni sayo ngesikhathi ifuna iMercantile Bank. |
Uthe ucingo lukaWandile waluphucwa ngamaphara esakhulelwe, eya khona emtholampilo ngezinyawo. |
Uthe ucingo walunika uChabane ngakho akazange ezwe ukuthi ingxoxo yabo yayimayelana nani. |
Uthe ucishe wamelwa yinhliziyo ezwa lezi zindaba ethuswa ukuthi abakaze bafake sicelo. |
Uthe uCobra okuyindawo ayilingisayo ngumfana ofuna ukuguqula impilo yakubo njengoba bedonsa kanzima ezimalini. |
Uthe, uConabeer ubeshiywe ngaphandle komnyango ekhaya lakhe nomndeni wakhe eliseNanda phakathi kwamabili ngeSonto. |
Uthe ucu alusalingani ekubeni bebegcagce ngo-2016. UFloda akazimisele ukuveza imbangela yokuhlukana kwabo. |
Uthe ucwaningo abalwenzile luveza ukuthi ugwayi ongayenzi intuthu uma ubhenywa unomthelela ekufeni kwabantu abangu-200 000 ngonyaka emhlabeni. |
Uthe ucwaningo lokudlala le ndawo ulwenze ngokuthi abhale kuTwitter ebuza abantu ukuthi oBen 10 benzenjani uma behleli nabesifazane abadala abathandana nabo. |
Uthe ucwaningo lomnyango luveza ukuthi abaxhaswe yiNSFAS benza kangcono kakhulu ezifundweni zabo ekubeni kwakuthiwa kabenzi kahle abafunda ngoxhaso. |
Uthe ucwaningo lukhombisa ukuthi iDA ikhula njalo uma kunokhetho, nakulolu khetho lwangoMeyi 8 akangabazi ukuthi izokhula. |
Uthe ucwaningo luveza ukuthi abathengi baseNingizimu Afrika bakweleta uR1.73 trillion okusho ukuthi baningi abadinga usizo lwezezikweletu. |
Uthe ucwaningo luveza ukuthi iCovid-19 izoba yingqinamba yeminyaka emibili ngakho njengenkampani encane banohlelo lokubhekelela lesi simo nokuqinisa idolo abanamasheya enkampanini yabo ngokuqhubeka nomsebenzi nokwandisa izindawo abatshala kuzo imali. |
Uthe ucwaningo luveza ukuthi kuyagqoza ukugonywa kwabantu abadala, ikakhulu abamnyama begomela iCovid-19. |
Uthe ucwaningo luveza ukuthi ngo-2030 miningi imisebenzi ekhona njengamanje eyobe ingasekho, ngakho-ke abantu abasha kufanele babe namakhono emisebenzi ezobe isidalwe wubuchwepheshe. |
Uthe ucwaningo luyaqhubeka, wathi kudingeka bazi ukuthi ngabe laba abashonile bekuhlangene yini nomgomo. |
Uthe ucwaningo luyaveza ukuthi umfundi ofunde esikoleni esinayo yonke into, noma lezo ezazaziwa njengazabamhlophe kuba negebe uma umqhathanisa nalabo abafunde ezikoleni zabamnyama wathi leli gebe alibe lisavaleka kuze kuphele iminyaka engu-12 yokufunda. |
Uthe ucwaningo lwabo lukhomba ukuthi izingane ezingu-7 500 ezineminyaka engaphansi kwemihlanu, ziyashona njalo ngonyaka zibulawa yizifo ezidalwa ukungondleki kahle. |
Subsets and Splits
No community queries yet
The top public SQL queries from the community will appear here once available.