input
stringlengths
1
130k
Uthe ubenenhlanhla nje ngokuthi awine imidlalo yokuqala yesizini emzuliswaneni wokuqala waqoqa amaphuzu amqoka.
Uthe ubenenkinga yezinso okuyizona ebezimfake esibhedlela kodwa washonela ekhaya eMpophomeni, eHowick.
Uthe ubenesifiso sokufika kuzwakale kule ndima nokugcine kuphumelelile emuva kwesikhathi. Echaza ngengoma uthe ngokwakhe eye-Afro Pop, kodwa bakhona asebemhlaziyele ngokuthi iGqom elinamaPiano.
Uthe ubenethemba lokuthi uzonqoba kodwa ubengazitsheli ukuthi kuzokwenzeka.
Uthe ubenezinyanga ezimbili esuke eNdwedwe, nakhona bemlandele ukuthi azogadwa kahle.
Uthe ubenezizathu zokweseka uZuma nokubonakala, wathi ingakho waphelela eNkandla ukuyomeseka.
Uthe ubengafuni ukumisa ifilimu, ubecasulwa ukuthi ubengasamtholi uKhawula ocingweni kodwa bagcine sebetholene.
Uthe ubengajabula ukuthi zonke izikhulu ze-ANC ezithinteka kwinkohlakalo yaseBosasa sezizobhekana nokushushiswa.
Uthe ubengakabizelwa ekomkhulu le-ANC ukuba achaze ngazo zonke izinsolo abhekene nazo kodwa uma ebizwa uzoya achaze konke futhi uzokwamukela isinqumo esizothathwa yi-ANC.
Uthe ubengakakhulumi noMshoza ngale ndaba evelile.
Uthe ubengakaqali ukuziqeqesha nozakwabo abasha kodwa akasakwazi ukulinda ngenxa yakutshelwe abangani bakhe ngempilo yakwiSundowns ebuswa ukunqoba yonke imidlalo ebhekana nayo.
Uthe ubengakaze ahlangane nabaphathi boKhozi mayelana nezinhlelo zokuthi abuyele emsebenzini.
Uthe ubengakaze amcabangele uNkk Bungane into efana nalena, ubezitshela ukuthi ujabule emshadweni wakhe njengoba ubengasebenzi enzelwa yonke into umufi. Kumanje uthe baphithene amakhanda njengoba izingane zishelwe yikhaya nezingubo zokugqoka.
Uthe ubengakaze ashiye kulo mdlalo, ubesanikezwe ikhefu njengoba ubekhulelwe.
Uthe ubengakaze azitshele ukuthi lokhu kungagcina sekusabalalise izinsolo zokuthi bashadile ngoba ubezitshela ukuthi abalaleli babeqonda ukuthi babezidlalela.
Uthe ubengakholwa kodwa bagcina bemshayela nocingo belungiselela uhambo.
Uthe ubengakulindele ukuqokwa kwakhe ngoba bebe baningi abebefake izicelo.
Uthe ubengalindele ukuwina njengoba ebeqhathwe nezinkakha emkhakheni yomibili abeqokwe kuyona noDJ Tira ehambisana noJoocy.
Uthe ubengaqali ukuba nemicabango yokuzibulala. Nangesikhathi ehlukana nonina wengane yakhe okungukuphela kwayo, uzame ukuzidubula kodwa bamkhuza.
Uthe ubengaqali ukufika azozama ukuthatha izinkomo njengoba nangeledlule wazama ukuzozithatha kodwa wahluleka ngoba bamvimba.
Uthe ubengaqondile ukuthunuka abalandeli bomyeni wakhe amanxeba ngokubhala le ncwadi.
Uthe ubengasenalo ithemba lokuthi inkantolo izomthola enecala uNyathikazi njengoba bonke ofakazi bahoxa ekuthuleni ubufakazi ngoba bethi basabela impilo yabo.
Uthe ubengayazi le nyanga ngoba wayalelwa yona.
Uthe ubengayile ukuyovimba ukuboshwa kukaZuma, kepha ubeyombabazisa njengensizwa esebuthweni.
Uthe ubengazenzisi uma ethi akukho akukhumbulayo okwenzeka ngemuva kwengozi eyamshiya elimele kabi. “Ngemuva kokuthatha ucingo lwami ngoDisemba, kula ngathola khona ukuthi yini ekhulunywa ngale ngozi. Ngakhetha ukungakunaki konke okubi okukhulunywayo ngavele ngakhetha ukusinda ebuhlungwini engangikubona. Ngibonga uxhaso engiluthole emndenini wami nakubangani nakuwona wonke umuntu wakuleli okhombise ukungithanda,” kuchaza yena.
Uthe ubengazilile ngoba ngesikhathi umyeni wakhe esaphila wakhipha umyalelo wokuthi uma eshona kuqala akangamzileli ngoba bebengasazwani.
Uthe ubengazimisele ngokubopha isibhedlela kodwa ubefuna ugogo wakhe ngoba uyena muntu asenaye. Uthe okwenze angasheshi ukubona lo muthi ukuthi ubengahlali naye endlini kodwa wawubona ngoba sekufanele ambuyisele esibhedlela.
Uthe ubengazi ukuthi asekhona namanje amabandla akwaziyo ukubeka eqhulwini izidingongqangi zabaswele.
Uthe ubengazi ukuthi azihambanga kahle izingxoxo phakathi kwabameli bekhomishini nabameli bakaZuma.
Uthe ubengazi ukuthi ukukhuluma kwakhe isiZulu kungaholela ukuthi agcine esebonakala kwithelevishini.
Uthe ubengazi ukuthi umsolwa ubevele ethungatha udadewabo ebese kuphele isikhathi bahlukana.
Uthe ubengekho lapho kubulawele khona uGoqo.
Uthe ubengekho yize ebemenyiwe wabanjwa yizinto ebezidinga abe nomndeni wakhe.
Uthe ubengenalo ulwazi lokuthi sekunesikhathi esingakanani laba behlukene.
Uthe ubengesiyo inhlobo eyesabayo kangangoba ubengakufuni ngisho ukugadwa yize kunomkhuba wokubulawa kwamakhansela.
Uthe ubengumuntu okhuthalele ukusebenzela umphakathi kangangoba ubengakaze abike ukuthi kukhona axabene nabo njengoba abantu abaningi bebemkhonzile endaweni.
Uthe ubengumuntu okuthandayo ukuba sesontweni futhi ethanda amabandla esimanje la ucula khona, ushaye izandla kungekho zinsimbi ezikhalayo kuzwakala nje amaphimbo abantu kuphela.
Uthe ube nokudideka ngokuthi ngabe ushade ngempela yini uDumi ngoba ubone kuFacebook kuthiwa bekungasiwo umshado kodwa bekuqoshwa i-video yeculo likaThobekile.
Uthe ubenolwazi lokuthi kulezi zindawo awukho umqombothi kanti ngokwazi kwakhe kuyingxenye yokudla kwesintu ongenza ukuthi kuphelele kahle.
Uthe ube nomhlangano nabaphathi kwa-Eskom nebhodi abamchazelile ngenkinga. “Phakathi kwezinto abazichazile ukuthi ziholele ekucinyweni kukagesi, kube yimvula ephazamise amalahle. Udaba lwezikhungo eziphehla ugesi sezindala, ezinye zineminyaka engu-55, ngakho ziba nenkinga yokusebenza ngendlela. Ezinye iziphehlimandla ezintsha iMedupi neKusile zakhiwe zaba nezinkinga okuphoqe ukuthi bazilungise njalo.
Uthe ubenondlunkulu weKumkani ngesikhathi ikhululwa ejele.
Uthe ubephathwa nayinkwantshu, odokotela bathola ukuthi isibindi sakhe sinezimbobo kodwa yena ube nenhlanhla yokuthi bezingakabi zinkulu kakhulu.
Uthe ubephelezela ngamazwi futhi edlalela izingwazi zabaculi bakuleli uMbongeni Ngema, Simphiwe Dana noRingo Madlingozi ama-percursions. Ikhono likaSibonile libe seqhakanjiswe yiStar Quality Management.
Uthe ubephuma emsebenzini kwesinye sezitolo asebenza kuso ephikelele kubo KwaNongoma njengoba emsebenzini ephuma * -5 ntambama.
Uthe ubeqala ukwesekwa ngoba ngisho esakhula ubecwaswa ehlukunyezwa ngokuthandana nabantu bobulili obufana nobakhe. Uthe umndeni wakhe ikakhulukazi unina uyameseka empilweni ayiphilayo.Ngendlela abegqoke ngayo nokuyiyo esematheni ezinkundleni zokuxhumana, uthe ujwayele ukugqoka ngale ndlela, afake imvunulo, ubuhlalu, nezigege.
Uthe ubeqashwa ngoR150 000 kodwa anikezwe uR15 000.
Uthe ubesaba kodwa inhliziyo yakhe ibifuna kakhulu ukusiza ingane, ahlenge impilo yayo.
Uthe ubesebenza ebusuku ngoLwesbili wabuya ngakusasa ekuseni wazithela phezu kwesidumbu sikamfowabo silenga endlini nesikaNolwazi silaliswe embhedeni.
Uthe ubesebenzisa isikhwama iZandile Gumede Foundation exhasa kakhulu labo abadinga usizo kodwa usamile ukuxhasa ngaso emuva kokuboshwa.
Uthe ubesecela phakathi kwaseBeachfront nakuSandile Thusi Road (Argyle Road).
Uthe ubesehlale iminyaka emibili nomndeni wakhe ngaphansi kophahla oludiliziwe ngoba engakwazi okumele akwenze.
Uthe ubeseke wambona ephethe isibhamu esifanayo ngesikhathi beseMhlanga emzini kadokotela nomkakhe, okuyilapho ummangalelwa abejwayele ukuvakashela khona obekuthi uma laba bashadikazi bengekho umufi afike amvakashele.
Uthe ubeseqala ukuvuma ukuba babuyelane kodwa isoka lakhe layilahla ngokumnqabela ukuba abuyele esikoleni, ayoqhuba izifundo zakhe zeCivil Engineering eMajuba, lapho enza khona unyaka wesibili.
Uthe ubesesikhumulweni sezindiza sebelungele ukuhamba. Uthembise abalandeli bakhe ukuthi uzobabona ngokuzayo.
Uthe ubesesimweni esibucayi esibhedlela selokhu asha.
Uthe ubesevele eqalile ukuphuma ngoba ngonyaka odlule wahambela amazwe ayisithupha.
Uthe ubesezwile ngezinhlelo zabantu abahlela ukunyomfa imigomo ebekelwe ukulwa nokusabalala kobhubhane iCorona.
Uthe ubesezwile ukuthi uyanukeka ekushisweni kwayo.
Uthe ubesika utshani ngaphandle komuzi ngesikhathi kuqubuka lo mlilo, wasala nezimpahla abezigqokile. UNkk Mthembu izolo ekhuluma neSolezwe ubekhihla isililo ethi kuhambe konke abenakho.
“Uthe ubethi uma embuza ngokufaka amantombazane endlini yakhe athi ukwenza ngoba uXoli uthanda kakhulu izingane zakhe kunaye,” kusho uNkk Mlaba.
Uthe ubethukile njengoba ubengazi ukuthi abantu bazolamukela kanjani leli culo kodwa ukhululekile ngemuva kokubona ukuthi lithakaselwe ngabaningi.
Uthe ube ukubona ukuthi iyaphefumula washayela amaphoyisa ucingo.
Uthe ube ukubuya nje emsebenzini abanye abasebenzi baqala batweta. Yilapho-ke amalunga e-EFF eqale khona ukungenelela.
Uthe ubevele afikelwe izinyembezi uma ebona indlela abantu abawuthanda ngawo umculo wakhe kube kukhona abadla amandla akhe.
Uthe ubevele ekufisa kudala ukuthi abe nguDJ kodwa engenalo ithuba ngenxa yokuba matasa nomsebenzi.
Uthe ubevele eqashile lapho kungene khona amanzi endlini, kwalimala nempahla.
Uthe ubevele esebenza ezimeni ezinzima kodwa ebekezele ngoba wondla izingane zakhe ngemali ayisebenzayo. Uthe ubesebenzela endaweni enezintuli engavumelekile ukusuka kuyo. Uma edla ubephoqeka ukuthi adlele kuzo izintuli.
Uthe ubevele eshaya amakhala ngemiphumela yokuqala ethi unaleli gciwane. Uthe okwakwenza lokho ukuthi ubeyohlolwa nomkakhe, okutholakale ukuthi akanalo leli gciwane.
Uthe ubevele ezitshelile ukuthi noma ngabe kukhona uJobodwana noma uChederick van Wyk akanandaba kuphela ubefuna ukudla umhlanganiso kuleli banga yize ebeqala ukuligijima.
Uthe ubewudinga umsebenzi yikho ebewufuna ngisho kwiFacebook.
Uthe ubewumuntu obenza umsebenzi omkhulu njengoba ebehlanganisa izinsizwa futhi aphinde abe khona emicimbini ezoqinisekisa ukuthi izinsizwa ziziphatha ngendlela efanele.
Uthe ubeya emsebenzini emuva kwehora lesithupha ekuseni ngoMsombuluko elandelana nabanye abantu abathathu nabo akholwa ukuthi bebelibangise emsebenzini.
Uthe ubeyikhokhele ngemoto yakhe inyanga ukuthi yenze umsebenzi wokumthwasisa kodwa ugcine eseqa engaphothuliwe.
Uthe ubeyilungu lale nhlangano iminyaka eminingi kanti wake waba nayilungu lophiko lwentsha.
Uthe ubeyilungu lesigungu esiphezulu se-ANC esifundazweni, aphinde abe ngumkhulumeli wayo.
Uthe ubeyindoda ehlonishwayo ewusizo kakhulu emphakathini futhi ekhonziwe ngakho umkholiwe uma emchazela ukuthi akukho okutheni, yize uNksz Ngubane ubelokhu ememezile ecela ukuthi bangamshiyi ngoba uyise ufuna ukumbulala.
Uthe ubeyobhalisa izingane zakhe eneminyaka engu-10, neneminyaka eyisishiyagalombili.
Uthe ubezama nokubeka eyokuyofunda ukudlala isigingci ngoba umculo kade awuthanda. Isigingci uthe unaso kodwa ufuna ukusifunda kahle.
Uthe ubeze akhulume uma kuxoxwa kudlalwa kodwa nalapho ubengakhulumi lutho oluthinta impilo yakhe. Ukholwa wukuthi ngisho kungathiwa bekukhona isimo ebesimumise kabi nesingaholela ekulimaleni kwakhe ubengeke asho.
Uthe ubezikhandla emsebenzini wakhe engomunye wabantu abebenamava eqenjini.
Uthe ubezimisele kakhulu emsebenzini futhi kuningi abebesakubhekile kuye.
Uthe ubezimisele ngokuba nomdlalo omuhle ngesikhathi bebhekene neCity.
Uthe ubezinikele kulo mkhakha esiza nomphakathi mahhala ikakhulu abangenayo imali.
Uthe ubezipende umzimba egubha uSuku lweNtsha. Uthe ubefuna nokubona ukuthi bakhona yini abantu abazobona ukuthi akagqokile.
Uthe ubezolandela ingane yakhe amaphilisi, aseyishayele ucingo wayibikela ngokuvalwa kwawo.
Uthe ubhalele ikomiti lobuqotho le-ANC ethi ufuna ukuzovela phambi kwalo ukuze achaze kanti usuku azovela ngalo ubengakalazi.
Uthe ubhalele noMvikeli Womphakathi u-Adv Busisiwe Mkhwebane incwadi ecela aphenye ngokuvikelwa kwabantu abasuke befakaza ngoba ngokubona kwakhe lolu hlelo alusebenzi.
Uthe uBheka useyalelwe ukuthi abhalele abaphathi incwadi echaza ngesenzo sakhe.
Uthe ubheke izitimela ezithwala impahla ngoba ezingozini eziwu-4 478 ezenzeke ngonyaka odlule, eziwu-2 360 bekungezezitimela zakwaTransnet Freight Rail.
Uthe ubizo lomculo belumhlupha kakhulu njengoba yonke indawo abaphrofethi bebemtshela ukuthi impumelelo yakhe ilele emculweni.
Uthe uBobo ubehlala ebatshela ukuthi ufisa ukuba umculi nokuba umlingisi okuyinto ababona sengathi izofezeka maduzane.
Uthe ubona futhi no-Eskom unekusasa eliqhakazile ikakhulukazi njengoba sekukuningi okwenziwayo ukuyisiza.
Uthe ubona iSundowns kungelula ukuthi yenze okwenziwa yi-Arsenal ka-Arsene Wenger kwi-Barclays English Premiership ngesizini ka-2003/2004 ngesikhathi inqoba isicoco seligi ngaphandle kokuhlulwa.
Uthe ubona lo mqeqeshi kumhlula lokhu.
Uthe ubona sengathi amaqembu aphikisayo kwawona aseyivumile induku kaKhongolose.
Uthe ubona sengathi uNgqongqoshe wezeMpilo KwaZulu-Natal uDkt, Sibongiseni Dhlomo, udinga umuntu ongameluleka ngoba indlela enza ngayo izinto ayikho esimeni esifanele.
Uthe ubona sengathi uNkk De Lille uzonqoba ngendlela efanayo nangesikhathi esengumengameli we-ID.
Uthe ubona ukuthi kuzoba sengathi udlala ngabazalwane uma engaqhubeka nokuya esontweni, ekubeni kunezinkinga ezingaka phakathi kwakhe nomyeni wakhe. Uthe njengonkosikazi kamfundisi, kunomsebenzi okumele wenziwe wuyena ebandleni, abonayo ukuthi ngeke wenzeke kahle uma eqhubeka nawo, ekubeni owakhe umshado usubhidlikile.
Uthe ubona uRamaphosa, Mnuz Julius Malema noMnuz Mmusi Maimane bekhuluma bodwa, bebangisana ngesikhundla sokuba umengameli wezwe.
Uthe ubone eshayelwa ucingo abantu angabazi bambuza ukuthi ukuphi. Uthole ukuthi abebemshayela ucingo ngamaphoyisa.