input
stringlengths
1
130k
Uthe sesifikile isikhathi sokuba i-ANC ikhishwe emandleni.
Uthe sezama ukuba ne-generator, nakho okuzomlimaza ngoba kuyizindleko abengazihlelelanga.
Uthe seziqalile izinhlelo ngaphansi kobuholi benhloko entsha. Ukuqinisekisile nokuthi u-Eskom ubuyekeza imiphumela yokwenziwa kwemisebenzi, amakhono asemqoka nokukhuphula izinga lokusebenza kubasebenzi bawo.
Uthe sezisemaphethelweni izinhlelo zokubuyisela esimeni esifanele ukusebenza kwezitimela ezisamisiwe KwaDukuza.
Uthe sezizonke izindlu eKuthuleni, eLamontville, zizoba wu-400.
Uthe sibaphathe kabi nesehlakalo sokudutshulwa kukaThompson nyakenye.
Uthe sibashaqile beyimboni lesi sehlakalo sokubulala nokuthi enye yamadoda aboshiwe ingusomatekisi kasoseshini owodwa nomufi.
Uthe sibathusile lesi sehlo wathi akuqali ukuthi lo mfundisi ahlaselwe njengoba nango-2015 ake ahlaselwa.
Uthe sibi isehlakalo sokubulawa kwesitshudeni ngoba silwela imfundo.
Uthe sibikiwe kuye wasedlulisela emaphoyiseni kodwa ngokwakhe ufisa ukuthi abazali balo mlisa bayikhokhe le mbuzi.
Uthe sikhona isamba esiphambi kwakhe kodwa ngeke asidalule kwabezindaba ngoba usafuna ukubhekisisa okuthize bese kukhishwa isitatimende esizoya kwabezindaba ngesinye isikhathi esizochaza ukuthi sekuyimali esetshenzisiwe.
Uthe sikhulu isidingo sokuthi balule isikhathi sokusebenza yingakho bezobe bevulile.
Uthe: “Sikhuluma nje abezenhlalakahle bavakashele ingane esibhedlela, sisebenza ukuba sivulele icala uninalume. Noma ngabe unina wengane akafuni ukuvula icala, osonhlalakahle banelungelo lokuvula icala ukuvikela ingane. Noma wubani ohlukumeza ingane, ngeke simyeke.”
Uthe sikhuphuke ngo-1 516 uma kuqhathaniswa noSepthemba.
Uthe: “Sikwaze ukonga ugesi owu-6 000 MW kuya ku-11 000 MW ngesikhathi sikathaqa. Lokhu kusinike isikhathi sokulungisa ingqalasizinda esiza ukuphehla ugesi. Ugesi uzocinywa izinsuku ezintathu esikhundleni kweziwu-31 esasizilindele, ngeke kube mnyama ezweni,”
Uthe simhlukumeze kakhulu lesi simo sokushonelwa yingane.
Uthe simthukuthelisile isenzo sesikole ngoba izingane zinelungelo lokuba sesikoleni.
Uthe: “Singajabula uma umnyango ungake usitshele ukuthi yibaphi othisha asebethathelwe izinyathelo ngalo mkhuba.”
Uthe: “Singaqinisekisa ukuthi kuzamazame umhlaba eBoksburg empumalanga yeGoli namhlanje ekuseni. Uphenyo luveza ukuthi ukuzamazama komhlaba okulinganiselwa ku3.5 magnitude ngokwesikali i-Rchter.”
Uthe singase sande kakhulu isibalo sabahaqekile njengoba leli gciwane lilokhu libhebhetheke njalo.
Uthe sinye isigodi esinenduna eholayo ngaphansi kwalesi sizwe athe esaseMphise.
Uthe sitholakale eHenderson Crescent, eMbilo, eThekwini.
Uthe: “Sithole ukuthi sekuvalwe imigwaqo kuvinjwa nezimoto ezidlula ngakhona. Sikhiphe amaphoyisa ukuthi ayobheka leso simo ukuze kungaphazamiseki nabantu abangahlangene nodaba lwabo. Sizwe kuthiwa bese kuvinjwa noma iyiphi imoto edlulayo ukuze kubhekwe ukuthi abekho yini abalolu hlangothi olungahambisani nabo.”
Uthe: “Sivumele uMnuz Chiliza ukuthi ahlabe ikhefu emsebenzini ukubhekana nezinsolo. Siyajabula ukunazisa ukuthi usebuyele emsebenzini kusukela namhlanje. Sesilangazelela ukumbona ejabulisa abantu eNingizimu Afrika nakwamanye amazwe.”
Uthe siyanda isibalo sabafundi abahaqekayo, hhayi ezikoleni eziseThekwini kuphela kodwa nakwezinye izindawo.
Uthe siyanda isibalo sabantu abasha abafaka izicelo kanti ngoMgqibelo ekuseni bese bethole izicelo ezingaphezulu kuka-2 million, zabantu abangu-475 918.
Uthe: “Siyasamukela isinqumo somnyango sokumdedela ngoshwele wokugula ukuze adonse isigwebo esisele engaphandle kwasejele. Okwamanje usesibhedlela, abameli bazocubungula imibandela yakhe kashwele bese sikwazi ukuphawula ngokugcwele.”
Uthe: “Siyavuma ukuthi inhlangano ibingenza futhi bekumele yenze okuningi ukunqanda ukuxhashazwa kwamandla.”
Uthe: “Siyazama ukuthi siqhubeke njengoba wazi ukuthi abantu bebelokhu bekhalile ezinkundleni zokuxhumana, befuna ukwazi ukuthi njengoba ngingasekho ngale eRandburg bazongithola kuphi.”
Uthe siyenyuka nesibalo sezisebenzi zezeMpilo nezikamasipala ezithelelakayo.
Uthe: “Thozama besisababaza indaba yakho ukuthi ubudunwe imoto ngaseBerea. Nakhu sesizwa kuthiwa noZimdollar usebanjwe inkunzi lapha ngaphandle. Okusho ukuthi umuntu sekumele aphathe isibhamu emsebenzini manje. Bazokuthola abakufunayo ngoba sebesifaka umunwe esweni manje,” kusho uTshatha.
Uthe u-26% ukhale ngovalo lebanga ongalihamba ngebhethri nokuyinto eyayiphezulu phambilini. Uthe iningi lithe lingathenga izimoto ezingahamba ibanga elide ngebhethri.
Uthe u-27% wothishanhloko ubika ukuthi kuba nezehlakalo zokusetshenziswa kwezidakamizwa notshwala ezikoleni zakuleli.
Uthe u-5.5% usho ukuthi umsebenzi obehola kancane kunabo bonke usezohola imali enguR38 namasentshana ngehora, kuthi ohola kangcono athole uR40 ngehora.
Uthe u-60% wabantu abaneCovid-19 kuleli ungenwe yiDelta.
Uthe u80 kuya ku90% wabantu bakuleli bahlaselwa yigciwane elisha eselizishintshile, abahlaselwa iCovid-19 engazishintshanga balinganiselwa ku-10%.
Uthe u-8% kuya ku-12% wamaphoyisa axoshwa emsebenzini ngamacala anzima obugebengu. Uthe ngonyaka angu-215 amaphoyisa amiswa emsebenzini. Ngokusho kukaNewham kunezimo lapho iphoyisa litholwa linecala enkantolo kodwa uma kuthethwa icala ngaphakathi embuthweni, kuthiwe alikhokhe inhlawulo, lisebenze.
Uthe u-95% wabavotile uveze ukuthi ukhetho belukhululekile.
Uthe u-Adv Jiba noMrwebi abenzanga kahle kwezomthetho ngoba bachitha amacala ayebhekene nowayeyisikhulu samaphoyisa, uMnuz Richard Mdluli, ngaphandle kokulandelela umthetho.
Uthe u-Adv Jiba uzoqhubeka nokulwa ukuze ageze igama lakhe.
Uthe u-Adv Mkhwebane uyadlala ngoba konke ayekwenza kucacile.
Uthe u-Adv. Mkhwebane wehluleka ukugxila entweni ayecelwe ukuthi ayiphenye, ngaleyondlela ushaye eceleni ebufakazini abuqoqile waphinde wahluleka ukulandela umthetho. Uthe uMvikeli woMphakathi akagunyaziwe ukuphenya izinto ezingathinti uhulumeni.
Uthe u-Advocate Mkhwebane ngokomsebenzi wakhe unawo amandla okuphenya udaba lokusekwa kukaRamaphosa ngemali.
Uthe u-Advocate Mkhwebane wathola okwakuphikisana nobufakazi ayenabo.
Uthe u-Andile ubekhokhelwa ngomsebenzi awenzela iBosasa.
Uthe u-Andile wamazisa ngobudlelwano phakathi kwenkampani yakhe (Blue Crane Capital) neBosasa, esibizwa nge-African Global Operations (AGO) wamkhombisa nenkontileka ayisayinda nale nkampani.
Uthe u-Andriamirado Andrianarimanana naye ukhombisile ukuthi ungumdlali omuhle kodwa kukhona lapho okumele alungise khona kanjalo noTeenage Hadebe wathi kusamele alungise indlela aphasa ngayo ibhola.
Uthe ubaba wakhe washona eneminyaka eyishumi.
Uthe uBabes owesifazane wokuqala ukuthi ambeke isandla bangafakaza nabanye ake athandana nabo.
Uthe uBabes ulandwe lapho abehlala khona noMampintsha eWestville ngo2.30 ezintatha ngoMsombuluko kulandela ukwaziswa abangani ngevideo abayibone ku-Instagram.
Uthe ubabhalele incwadi ebabiza ukuthi bafike emahhovisi kasoseshini kodwa basaba, banquma ukulaxaza ukufundisa ngoba bezibona bengaphephile.
Uthe uBabo Ngcobo uzocula ihora lonke. Abanye abazonandisa ngoDJ Mario, Kotin noNkoh abazodlala umculo wokholo, Andile KaMajola nabanye.
Uthe ubacele ukuthi bambhekele ukuthi ikhona yini imoto egaraji, yathi ayikho wabe eseshayela inkampani ye-tracker.
Uthe ubajabulele kakhulu abadlali ngoba uyazi ukuthi lo mphumela uzobakhumbuza ukuthi yini abakwazi ukuyenza.
Uthe ubambisana neSilo ezinhlelweni ezahlukene uma kudingeka iminikelo yokutakula abantu abasezimeni ezinzima zempilo. Uthe kunabantu abaningi abahlwempu abakhele izindlu enikela nakwezinye izihlelo ezehlukene zokufukula abahlwempu.
Uthe ubandlululo lwenze abantu bazenyeza ngobubona.
Uthe uBanele uqala ukubona impilo ngelinye iso ngemuva kokuthola umfundaze wasenyuvesi yaseGoli.
Uthe uBangelani ubefike acule ibhesi, agide futhi abambe iqhaza ekubhalweni kwezingoma. “Ngishayeke ikhanda ngeqhawe lami. Inoni lengoma angishayela yona kakhulu ngethi Ubaba Kabhokweni.
Uthe ubaphathi beDUT bahlela ukuhlangana nomkhandlu wezitshudeni ukuze baxoxisane ngenqubekelaphambili.
Uthe ubasebenzisile ngoba bekumele benze isiqiniseko sokuthi yonke into ishaya emhloleni.
Uthe ubaxolele futhi ubathethelele abenzi bobubi. Uthe ngeke baziphindiselele ngoba ukufa kuneqiniso, nalabo ababulele usuku lokufa luyobafica.
Uthe ubazame ezingcingweni wathola zivaliwe. Uyavuma ukuthi umkhuba wazo lezi zelamani ukuyozijabulisa zingabuyi emakhaya kodwa kuyaqala ukuthi zinyamalale isikhathi eside kangaka. Okumethusayo ukuthi bahamba nabantu abangabazi. Uveza nokuthi laba balisa bakhombisa udlame bafuna nokulwa ngesikhathi yena nomunye umngani bezama ukunqabela uNokwanda no-Amanda ukuthi bagibele.
Uthe ubazi ukuthi kuzothi kuphunywa engqungqutheleni yeNFP okulindeleke ukuthi ibe ngoDisemba kube kugqigqwa ezinkantolo.
Uthe ubebheka umncintiswano omkhulu angawungenela ngesikhathi ebona okaMiss Empress SA. UNksz Nsele uthe uyathanda nokuthuthukisa abesifazane, athemba ukuthi ukuwina lo mncintiswano kuzokwandisa amathuba alokho. Ngaphandle kokumodela uphinde abe yinxusa leMotofind.co.za kanti isifiso esikhulu sakhe wukungelela uMiss South Africa.
Uthe ubebukela ebuqamama ngoba ubegezwa uNksz Molefe ehambisana nelinye ithwasa.
Uthe ubebuya emngcwabeni ngoMgqibelo, wathola ucingo obeluvela komunye uzakwabo luthi akabheke uNksz Gabuza ngoba akalubambi ucingo lwakhe.
Uthe ubebuya emsebenzini ngesikhathi amadoda amathathu emhlasela emkhomba ngesibhamu amhudulela kulo muzi amdlwengula ashisa ugwayi awufaka emlonyeni wakhe ecikwa ukuthi wayekhala.
Uthe ubebuye asebenzise iScience Kit ayiwina kwaGrade 10. Uthe ngesikhathi engenela umncintiswano okokuqala wakuveza ukuthi isikole asinayo iLaboratory, okwenze waphinda wawina iScience Kit kaR25 000 nakulo mncintiswano.
Uthe ube esecela lo muntu owampenda ukuthi aqeqeshe umfowabo omncane uSimphiwe Khanyase (21) ukuze angezukuphoqeleka ukuthi aye eKapa uma efuna ukupendwa umzimba.
Uthe ube esecela uNkk Ndabeni-Abrahams ukuba afike emzini wakhe azolanda zinto azidingayo.
Uthe ube esegoduka eya ekhaya nomngani wakhe naye owayethukile ngesikhathi kwenzeka lesi sigameko.
Uthe ube eselungiselela ukuphuthuma ekhaya kodwa ngaso leso sikhathi wathola i-sms ethi akakhiphe uR20 000 ukuze kubuye indodakazi yakhe.
Uthe ube eseqhamuka necebo lokuthi athole ikhanda lomuntu ngoba wake wezwa kuthiwa abelaphi bendabuko basebenzisa izicubu zabantu ukwenza imithi.
Uthe ube esethula imibono yemidlalo yakhe kuMzansi Magic kodwa kwangalunga. “Ngemuva kwemizamo eminingi, babe sebewuthatha omunye wemidlalo yami othi Intethelelo.” USayitsheni uqale ukwaziwa ekulingiseni ngesikhathi edlala indawo kaSpeshil kwiRhythm City.
Uthe ubefisa lo mkhiqizo wakhe ungene ezitolo ezinkulu kodwa kunzima ngoba kudingeka izinto eziningi ukuze akwazi ukufaka umkhiqizo wakhe.
Uthe ubefuna ukufezekisa iphupho likaBobo lokufuna ukufakwa izinkophe, aphaqulwe ubuso aphinde afake izinwele.
Uthe ubefuna ukwenza indondo eveza umlando wamafilimu kodwa iveze nesimanje futhi uma oyinqobile eyibuka abone kuwubuciko bokujatshulelwa.
Uthe ubehalela ukunandisa kwiMpucuzeko ukuze athole ithuba lokwethula i-albhamu yakhe entsha ethi Bazonda Imbuka. Uthe usola ukuthi iyona le embangele amazinyo abushelelezi ngoba kunengoma aveza kuyo amaqiniso ngomunye umaskanda obeqashwe kulo mcimbi.
Uthe ubehamba ngemoto ashone kuyo ngoba eyakhe ibinenkinga.
Uthe ubehlukana naleli soka kodwa aphinde abuyele kulona. Wasizwa ukungenelela komndeni, naye esekhathele waqala phansi wafunda ukuzithanda yena. Uveze ukuthi abesifazane uma behlukunyezwa bagcina bekwamukela, bakhohlwe ngisho amaphupho abo.
Uthe ubejwayele ukuyibuza indodana yakhe ukuthi ihambe kanjani emsebenzini ngoba ubehlale enovalo lokuthi yenza umsebenzi oyingozi.
Uthe ubekhombisa ukuthi unekhono lokukhuluma nabantu uma kunguye ophethe ukuhlangana kwesiShayamthetho.
Uthe ubekhuluma ngokuthi abantu abayidli kahle imishanguzo yabo.
Uthe ubelahlekelwe yizinkomo eziyisithupha ezingakatholakali kulezi ezifile, akazi noma zikhona yini noma sezonakele?
Uthe ubelindele ukuba kube nenqwaba yamagoli kulo mdlalo kodwa kwangenzeka njengezifiso zakhe.
Uthe ubelokhu ebona ukuthi kukhona okungahambi kahle enganeni yakhe kodwa ingamtsheli lutho. Ngosuku eyamtshela ngalo ukuthi idlwenguliwe, waya esikoleni yabakhomba abafana ababili abathintekayo.
Uthe ubelokhu ehamba wagcina esethola ithuba lokuthi abe sengqungqutheleni yabalimi bakuleli nabakwamanye amazwe ase-Afrika abashintsha izitshalo benze imikhiqizo ehlukene ngazo, i-Agro Proceccing.
Uthe ubelokhu ekhangisa ngomsebenzi wakhe ezinkundleni zokuxhumana.
Uthe ubelokhu elilobizela ithuba lokulingisa emdlalweni wethelevishini njengoba ubegxile emidlalweni yeshashalazi.
Uthe ubelokhu elinde ubufakazi obuvela kumphenyi wecala obuhlanganisa uNdobe noSikhosana necala kodwa bungafiki.
Uthe ubelokhu elindile ecabanga ukuthi uzothintwa atshelwe ukuthi kuhamba kanjani ngophenyo. Kuze kwaphela unyaka engaholi. Kuze kwaphinda kwaqala uthaqa ngenxa yeCovid-19, wacabanga ukuthi kuzothi kuvulwa konke kube sekuqondile.
Uthe ubelokhu eqhubeka nebhizinisi lakhe lokukhiqiza aphinde adayise okhililmu abangasilimazi isikhumba ebe efunda eceleni.
Uthe ubelokhu ezibambile ethi izindaba zabantu abadala kodwa manje useqoke ukukhuluma ngoba negama lakhe liyathinteka.
Uthe ubemazi njengomunye wabafana basendaweni futhi bungekho ubudlelwane obebubahlanganisile.
Uthe ubemcabangela ngoba isimo sakhe sempilo sibuye singabi sihle.
Uthe ubemethemba uNala ngenxa yokuthi noyise wakhuluma kabanzi ngaleli bhizinisi esontweni lakhe elibusisa, enxenxa namakholwa ukuba angene kulona.
Uthe ubemi emgwaqweni oya KwaCeza oseduze nesiqiwi iMawana Game Reserve ngesikhathi kuqhamuka ibhubesi phansi kwezihlahla limhlasela. UMasondo, owelashwe eVryheid Hospital, uthe ubelinde umngani wakhe abebezohamba naye baye emlindelweni ngesikhathi kwenzeka lesi sigameko.
Uthe ubenaye owesifazane akade ethandana naye kodwa bahlukana.
Uthe ubene-cardboard lokulala kuphela ne-glue yokubhema.
Uthe ube nemihlangano nezikhungo eziphakela omasipala amanzi ngesonto eledlule ukuze aqonde ngenkinga yamanzi eNingizimu Afrika.