input
stringlengths 1
130k
⌀ |
---|
Uthe sebeqinise ezokuphepha kubaphenyi babo abaphenya inkohlakalo komasipala kuleli kulandela lesi sehlo. |
Uthe sebeqinise namathimba abo amaphoyisa ukwenza isiqiniseko sokuthi abasolwa abathinteka emacaleni okubulawa kwabantu eNsuze bayaboshwa. |
Uthe sebeqophe izingoma ezine, abalinde ukuthi zibhaliswe ngokusemthethweni. USphuzo kuthiwa uhlala yedwa abuye ahlale nesinqandamathe sakhe kulo mjondolo. Amadodana akhe amabili awahlali naye. |
Uthe sebesaba nokuthi bazogula ngoba akuphephile ukusebenzisa amanzi kulo mfula. |
Uthe sebesaba ukuthi uma kungase kwenzeke ukuthi unina ahambe emhlabeni bayobhekana nenkinga enkulu ngoba kuyoba nzima ukumngcwaba ngoba kuyothiwa usangcwatshwa ngaphambilini. |
Uthe sebesikhiphile isikhangiso sokufuna isikhulu esiphezulu esizophatha ngokugcwele nesikhulu esizophatha ezezimali ePrasa. |
Uthe sebesinyusile nesibalo samaloli athwala amanzi sisuka ku-50 saya ku-94. |
Uthe sebethandane iminyaka emithathu. Uveze ukuthi useziqalile izinhlelo zokushadelwa nguNksz Ntombela futhi indandatho iyisithembiso salokho. |
Uthe sebethembe amaphoyisa ukuthi azoxazululula leli cala. |
Uthe sebethembele emaphoyiseni ukuthi azokwenza kahle uphenyo, kuvele iqiniso. |
Uthe sebethembe ukuthi amaphoyisa azokwenza umsebenzi wawo ngaphandle kokwenzelela ukuze kuvele iqiniso. Uqhube wathi umfowabo bamazi njengomuntu obezibambela amatoho abakwazi okokuthi uyeba, bethukile uma bezwa ukuthi ushawe kanzima esolwa. |
Uthe sebetholile nokuthi bakhona asebethole amathuba okwenza ibhizinisi emphakathini lokudayisa ngale mpahla yesikole okusolwa ukuthi intshontshwe ezikoleni. |
Uthe sebethuka izanya besaba ukuthi bangase bahlaselwe. Uthe namuhla uya enkantolo ukuyofaka isicelo sencwadi yokuvikelwa komakhelwane. |
Uthe sebevele baqalile izingxoxo naleli hhovisi mayelana nalolu daba okuzothi ngokuhamba kwesikhathi aphinde abe nesinye isithangami nabezindaba ukucacisa ngokuqhubekayo. |
Uthe sebevile ku-1 800 abantu esifundazweni asebeboshiwe ngokungalandeli imigomo kahulumeni yokuvala ukusebenza kwezwe. |
Uthe sebevule necala emaphoyiseni ngale nkulumo eqoshiwe bebhecwa ngobende inyama bengayidlanga. Uqhube wathi sebeqashe nomphenyi ozimele ukuthi athole ukuthi ubani lo oqophe le nkulumo futhi kunenkampani yezobuchwepheshe ecubungula le nkulumo ngoba bafuna ukuthola ukuthi iqhamuka kubani. |
Uthe sebexoxe nomnyango wezezimali ngohlelo lokusiza omasipala ukuze bathole amacebo okuphatha kahle imali. |
Uthe sebezame bahluleka ukuthola isizathu sokuncishwa ilivu yokugula abebezitshela ukuthi basengakwazi ukufaka isicelo sayo. |
Uthe sebezame kaningi ukuxazulula izinkinga kulo soseshini. |
Uthe sebezame kaningi ukuxhumana noMnyango wezeMfundo ezingeni lesiFunda kodwa akekho olusukumelayo udaba. Wathi bagcine bethathe isinqumo sokuthi bafonele ngqo ungqongqoshe wezeMfundo esifundazweni uMnuz Kwazi Mshengu kodwa wathi abalandele imigudu, udaba balubike emahhovisi esifunda nakhona abasizakali. |
Uthe sebezamile nabanye abazali ukuxoxa neNkosi kodwa ithi basazobazoxosha nabanye. |
Uthe sebezokugwema ukuthi bavale isibhedlela sonke uma kutholakale ukuthi kukhona izisebenzi ezinegciwane le-Corona. |
Uthe sebezokwazi ukuthola imali esikhwameni se-UIF ngokuthatha le livu njengoba kukhona izinkampani ebezingabavumeli abesilisa ukuthi bahlabe ikhefu. |
Uthe sebezoqala babheke ukuthi imaphi amaqembu ezepolitiki abangasebenzisana nawo komasipala njengoba kunomasipala abangu-18 abangenalo iqembu eliwine ingcaca. |
Uthe sekube nemihlangano eminingi bezama ukuxoxa naye ngenhloso yokuthi bakwazi ukumthatha bayomfihla emakhaya kodwa kunhlanga zimuka nomoya. UNkk Siqolo uthe abazimisele ngokuya emngcwabeni uma unina wengane eqhubeka nesinqumo sokumfihla eThekwini. |
Uthe sekuboshwe abathathu, omunye wabo oneminyaka ewu-13, ngokubulawa komfundi wakwaGrade 11 waseseMondeor High, eGoli, eya esikoleni ngoLwesithathu ekuseni. |
Uthe sekuboshwe owesilisa (28) ngaleli cala. |
Uthe sekucacile ukuthi ukuboshwa kukaNkk Gumede kwabe kunenhlese yepolitiki. |
Uthe sekufana nesiko ukuthi abafundi bakulesi sifundazwe bayafunda ngezimpelasonto. |
Uthe sekufanele abelaphi bakubhekisise ukusiza abantu abafika ebusuku befuna usizo ngoba seziziningi izigameko zokubulawa kwabo bebulawa ngabantu abacasha ngokufuna usizo. |
Uthe sekufike lapho bephelelwa khona yithemba lokuthi luyoke lunakwe udaba lokwakhiwa kwebhuloho. |
Uthe sekuhlelwe ukuthi izinkukhu zizonquywa emadeleni aseduze, sesenziwe isivumelwano nawo. |
Uthe sekuhlolwe abantu abangu-1 228 098, sekubalwa nabahlolwe emahoreni angu24 adlule, abangu-27 362. IWestern Cape isaqengqeleza phambili ngokuba nesibalo esiningi sabantu asebehaqekile esingu47 522, kulandele iGauteng ngokuba nabantu abawu15 898 ne-Eastern Cape enabawu-12 639. |
Uthe sekujutshwe uphiko lababhekelele izinhlekelele esifundazweni ukuthi basebenzisane nabeCouncil for Geo Sciences ukuthola imininingwane egcwele ngalokhu. |
Uthe sekukaningi abanye ozakwabo benzakaliswa yizigilamkhuba yize yena bekungakamehleli. |
Uthe sekukhona abalekelelayo njengoba ngempelasonto ezohambisa igilosa. |
Uthe sekukhona ukukhishwa inyumbazane emphakathini emuva kokushonelwa yilungu ngalolu bhubhane. |
Uthe sekunemibiko abayitholayo ngamalungu abo ewumkhuba ongemuhle okuthiwa yenziwa umnyango. |
Uthe sekuneminyaka izitimela zinenkinga yokufika sekudlule isikhathi okuholela ekutheni abantu abangenayo imali yokugibela amatekisi abathembele kuzo baphelelwe amatoho. |
Uthe sekunesikhathi becela ukwakhelwa ibhuloho phezu komfula ngoba kuyaphoqa ukuba bawele umfula uma beya emtholampilo. |
Uthe sekunesikhathi eninga ngesinqumo sokuthatha umhlalaphansi ebholeni, wathi uzobuye amemezele asezokwenza empilweni yakhe. |
Uthe sekunesikhathi eside benobudlelwane neDurban Chamber ukuthuthukisa umkhakha wamabhizinisi. |
Uthe sekunesikhathi eside kudingeka ukuthi kwenziwe lokhu. |
Uthe sekunesikhathi eside uhulumeni enikezwe isikhathi sokuthi alungise lolu daba kodwa angalusukumeli, kunalokho babenzele phansi. |
Uthe sekunesikhathi kwaqala le ngxabano emndenini neyasuswa wumsindo wokunukwa ngokuhlambalaza inkosikazi kababa omncane wakhe. Umndeni obusuhlale phansi kaningana udingida lolu daba, ubusuhlele usuku lwenhlawulo ngenhloso yokuthi amalungu athelelane amanzi njengoba elinye lawo (umsolwa) linqume ukuzihlakaza izinhlelo ngokuhlahlela umgilwa ngocelemba. Uyise omncane kaMncwango kuthiwa ngeSonto eledlule, ufice umgilwa ehlezi nabalisa ababili ajwayelene nabo, maqede wamgenca ngasendlebeni yangakwesobunxele ngocelemba ayewuphethe. |
Uthe sekune-South African Sign Language (SASL) ebhalwa ka-matric. |
Uthe sekunomkhuba omusha ongenisile wokwebiwa kwezinsimbi ezitholakala ezivalweni zezitamkoko. |
Uthe sekunzima kakhulu, abazi bazomisa kanjani njengemboni yamatekisi ngoba baqashe abantu abaningi abale kubo abashayeli, abasizi babashayeli nabawasha izimoto. |
Uthe sekunzima ukuheha intsha ukuthi ingene emkhakheni wokufundisa, wathi nabanye othisha bashiya ubuthaphuthaphu ngenxa yezimo zokusebenza ezingekho esimeni. |
Uthe sekuphele amasonto amathathu ehleli nale ncwadi, ikhansela engalitholi ehhovisi, walishayela ucingo lathi akalinde lizobuyela kuye. |
Uthe sekuphele iminyaka eminingi lugujwa lolu suku ngenhloso yokuthi amazwe omhlaba akhombise ukuthi ayawubona umsebenzi owenziwa ngabantu besifazane emikhakheni ehlukene. |
Uthe sekuphele iminyaka ewu-12 elima umoba kule ndawo kodwa bekungakaze kune imvula eyenze umonakalo ongangalona. |
Uthe sekuphele iminyaka eyevile kweyishumi kucutshungulwa ngomgomo kamalaleveva. Wathi uyajabula ukuthi ngemuva kwesikhathi esingaka iWHO ithathe isinqumo sokuthi iphasise ukuthi lo mgomo ukuthi ukhiqizwe bese usatshalaliswa nase-Afrika. |
Uthe sekuphele izinyanga ezintathu belinde umbiko kaNgqongqoshe wezaMandla ngodaba lokuthi kube nesikalo sokuthi unganyuki kakhulu uphethroli. |
Uthe sekuphele izinyanga ezintathu belinde umbiko kaNgqongqoshe wezaMandla, uMnuz Jeff Radebe ngodaba lokuthi kube nesikalo sokuthi unganyuki kakhulu uphethroli. |
Uthe sekuphele izinyanga eziwu-18 ingavuselelwanga inkontileka yababheka ingqalasizinda efile. |
Uthe sekuphele unyaka esemkhankasweni wokuzinciphisa, edla ukudla okufanele. “Ngifisa ukukhuthaza bonke abanenkinga yokukhuluphala ngokweqile ukuthi bazinciphise, bangakhathazeki ngokuthi abanye abantu bacabangani ngabo noma bangacabanga ukuthi sebeyashona. Ukuba mkhulu kakhulu kwangiholela esibhedlela. Ngathatha isinqumo sokuzinciphisa futhi ngiyaziqhenya ngaso." |
Uthe sekuphele unyaka kungacaci, impilo yakhe emile. Kuthiwa eMnyangweni wezaseKhaya ubhalwe njengomuntu ongasekho okwenza kube nzima ukuthi athole usizo njengoba engumuntu osegula okwenza ne-medical aid yendodakazi yakhe yanqaba ukumfaka ithi ngokomthetho usafa. |
Uthe sekuphelile ukuthi umuntu aneliswe ukuba neziqu zemfundo kodwa kumele azihluphe futhi azicije kwezobuchwepheshe. Uveze ukuthi njengohulumeni bazama ngayo yonke indlela ukuthi nabasebenzi babo baqeqesheke emkhakheni wezobuchwepheshe. UNkk Ndabeni-Abrahams uthe yize ezobuchwepheshe zizosiza ekuthuthukiseni izinga lokukhiqiza nokukhuphula umnotho kodwa bayazi ukuthi zizofika nezinselelo. |
Uthe sekuqalwe uphenyo emva kokutholakala kwezidumbu eziyisithupha ophahleni lwenxanxathela yezitolo eTembisa South, wathi lezi zidumbu azihlangene nabebetapa impahla. |
Uthe sekusele kancane lo masipala uphume ngaphansi kweso lomlawuli. |
Uthe sekusiza ukuthi isikole sinezindlu ezincane zomgodi. |
Uthe sekutholakale neminye imigomo engu-12 million kwiCOVAX facility kanti basezihlelweni zokuthi baphothule ukuthi mingaki abazoyithola kwi-African Union. |
Uthe sekuvuliwe ukuvota futhi abanqobile bazohlomula uR100 000 umuntu ngamunye. Ozothola amavoti amaningi ukubedlula bonke emunxeni weKZN’s Most Loved Star uzothola uR500 000. |
Uthe sekuvumelekile ukuthi kuhlangane abantu abangu-250 uma besendaweni evalelekile ngoba esigabeni okusukwa kuso okungesesithathu, bekuvumeleke abangu-50. Endaweni evulekile sekuvumeleke abantu abangu-500 ukuba bahlangane. |
Uthe sekuxoxiwe nabezinkampani zamaselula ukuqinisekisa ukuthi lukhona uhlelo lokunikeza izitshudeni i-data. |
Uthe sekuyamkhathaza ukubulawa kwabasebenzi bezempilo ngenxa yokuhlukumezeka kwezothando. Ududuze umndeni kanesi nowabalimele. Kuthiwa umufi ubenezingane ezine emshadweni, okubalwa eneminyaka engu-21 nelishumi. UNkk Kheswa ubulawe ngendlela efanayo nekazakwabo uNkk Ntombizodwa Dlamini (40), owabulawa umyeni wakhe phambi kwabazali eMgungundlovu. Naye wayesebenza e-Edendale. NgoMashi nonyaka kwabulawa uNkk Barbara Haines (34), obengunesi esibhedlela eMahatma Ghandi. Kwasolwa umyeni wakhe, uMnuz Zane Smith naye ozidubulile. Ngawo uMashi kubulawe uNksz Mbalenhle Biyela (28), owadutshulwa emtholampilo e-Oakford, eVerulam. |
Uthe sekuyiNSL, iqembu laba elokuqala ukudlala umdlalo ngaphandle kwabalandeli ngoba kuthiwa bangena enkundleni. |
Uthe sekuyisikhathi sokuba abesifazane bahlomule emnothweni wezwe futhi uhulumeni wesifundazwe uzobanika izinsiza kusebenza nembewu. Abesifazane namantombazane basemakhaya basasilele emuva uma kuziwa ekuhlinzekweni ngezinsiza kusebenza nengqalasizinda. |
Uthe sekuyisikhathi sokuba izakhamuzi zivuke emaqandeni zilwele izidingo zazo. |
Uthe sekuyisikhathi sokuthi bavuke bazithathe baphoqe * -52% wabo wokuba yingxenye yomnotho ezinkampanini kuleli. |
Uthe sekuyisikhathi sokuthi kuvotelwe iqembu elizobuyisa amabhilidi adliwe ngabokufika. |
Uthe sekuzophela ngendaba yokungaqoqwa kukadoti wathi akukho ukujikela emuva. |
Uthe sekuzoshesha ngeke abantu besalinda isikhathi eside ngaphambi kokuba amatayitela abhaliswe. |
Uthe sekwenziwe incwadi ezobagunyaza ukuthi simbiwe isidumbu ukuze sifihlwe kabusha ngakho basalindile. |
Uthe selisunguliwe ithimba lonjiniyela elibheka izinkinga e-Eskom, yingakho benezinhlelo zokuqinisekisa ukuthi ugesi awunqanyulwa ebusika nasezinyangeni eziyisishiyagalolunye ezizayo. |
Uthe selokhe aphumele obala ngalolu daba abantu besilisa KwaZulu-Natal sebekhombise intshisekelo yokumthatha. |
Uthe selokhu ahambela le ndawo kube nokuthula. |
Uthe selokhu aphothula u-matric wakhe eMlazi Comtech wubebhizi nezinto zobuhle njengoba enebhizinisi lokuzicwala elinamakhasimende. Nomculo wubewenza eceleni uma engematasa nebhizinisi. |
Uthe selokhu atholakala ukuthi unalo akazikhumbuli ekhwehlela noma ethimula okukanye enezinye zezimpawu eziyizinkomba zalo kodwa uphile njengosheleni. |
Uthe selokhu azalwa uyakujabulela ukugubha amagugu ase-Afrika ngomculo. “Kuyangithoba ukunikezwa ithuba lokugubha inyanga ye-Afrika nezihlabani zakuleli lizwekazi kwiZakifo Festival. |
Uthe selokhu baqala izingxoxo ngoMashi 8 kodwa iSars ayizimisele ukulalela yize abasebenzi sebeshintshile kwabakade bekufuna. |
Uthe selokhu baqala ukusebenza ngo-2010 babenezingqinamba zokuthi izivakashi azifiki kakhulu elokishini waze wavula enye indawo eManzimtoti. |
Uthe selokhu bemazi ubengumuntu okhuthele emphakathini futhi esiza la kudingeka khona. |
Uthe selokhu eqale ukusebenza kuleli hhovisi ngoMashi nyakenye, usexoshe inqwaba yabantu abama ngaphandle kwalo ngenhloso yokuqola abantu. |
Uthe selokhu kungene uMengameli Cyril Ramaphosa irandi lehlelwe amandla. |
Uthe selokhu kuqale ubhubhane kazikwazi ukuthi zihlale emakhaya zithi zisebenzela khona, ngenxa yendlela ezisebenza ngayo. |
Uthe selokhu kuqale uhlelo lokuvalwa kwezwe izinhlelo zabo eziningi bazenza besebenzisa ubuchwepheshe. |
Uthe selokhu kuqubuke i-coronavirus amaholidi eLunar avamise ukuba yizinsuku eziyisikhombisa aluliwe ukuze abantu bahlale isikhathi esithe xaxa emakhaya. |
Uthe selokhu kwabikwa ukuthi uminzile, bavuka njalo beyobheka osebeni lolwandle behambisana namalungu omphakathi, kanti abasekho abatshuzi ababalekelelayo ukubafunisa, sebethemba ukuthi isidumbu siyokhafulwa ulwandle basithole osebeni. Uveze ukuthi bayafisa ukuthi kuthunyelwe abatshuzi abasezingeni ukuqinisekisa ukuthi isidumbu sendodana yakhe siyatholakala. |
Uthe selokhu kwadlula uSfiso emhlabeni isimo sika-Ayanda asikaze sibuyele kwesijwayelekile uhlezi elusizi, unokhwantalala uvukwa nawumunyu. |
Uthe selokhu kwalahleka indodakazi yomzukulu wakhe kakuvumi ngisho adle, usehlala ebambe ibhade. |
Uthe selokhu kwaqalwa uphenyo inkwali ibivaliwe, kubekwe nonogada. Batshelwe ukuthi namanje izogadwa futhi umphakathi akumele usondele kuyo. |
Uthe selokhu kwenzeke lesi sigameko, usathukile futhi basesaba kakhulu kangangoba umzukulu wakhe ubengafuni ngisho ukungena endlini emva kwesigameko, okukhombisa ukuthi ubethuke kakhulu. |
Uthe selokhu lesi sikhwama sasungulwa ngo-1999, imali esixhaswe ngayo inyuke isuka ku-R441 million yaya ku-R4.2 billion kulo nyaka wezimali. |
Uthe selokhu lwakhishwa uhlu lwe-ANC sekubulawe abantu abayishumi ngakho uyosola ukuthi ubhecwa ngobende inyama engayidlanga kodwa uthe uzoveza konke uma esekhuluma nobuholi obuphezulu be-ANC. |
Uthe selokhu lwavula uhlelo lokufaka izicelo nsuku zonke bathola izicelo eziningi kakhulu, ezenza uhlelo luhambe kancane. Uqhube wathi ngabasha abaphakathi kuka-18 no-35 abangasebenzi noma abasingatholi isibonelelo kuhulumeni, okumele bafake izicelo ngaphansi kwalolu hlelo lukaMengameli wezwe nomnyango, kanti bazoqasha abangu-287 000. |
Uthe selokhu uMengameli Cyril Ramaphosa esayine umthetho we-Indigenous Knowledge Systems abelaphi bendabuko bazosizakala ukuthi ulwazi lwabo lokulapha lubhalwe phansi bakwazi nokusebenzisana ne-UKZN ukufundisa izitshudeni ngokulapha ngokwendabuko. |
Uthe seluyaphela uhlelo lokuthuthukisa iKwaMsane Sport Complex oludle ngaphezu kukaR30 million. |
Uthe sesidlulile isikhathi sabantu abadala abakade baba ngongqongqoshe. |
Subsets and Splits
No community queries yet
The top public SQL queries from the community will appear here once available.