input
stringlengths 1
130k
⌀ |
---|
Uthe ucwaningo lwabo lukhombisa ukuthi Iningi liphuza uhlobo oluthile lotshwala ngoba luphuzwa ngabantu abathile. |
Uthe ucwaningo lwabo luveze ukuthi lesi sifo asivumbukanga ehhovisi labo elikhulu. Uthe ngoLwesithathu izikhulu eziphezulu zale nkampani zithathe isinqumo sokuvala inhlokohhovisi nelinye ibhilidi elikuBurger Street, okuhlala kulo abasebenzi baseMgeni Water ukuze kuhlanzwe kakhulu. |
Uthe ucwaningo lwabo lwenziwa kwabesifazane abenza igilosa ezifundazweni ezihlukene kuleli, abaveze ukuthi imali abanayo ayaneli igilosa yemindeni yabo. |
Uthe ucwaningo lwakamumva olwenziwe ngenye inhlangano yezindaba, lukhombisa ukuthi iTheku lihamba phambili ekulethweni kwezidingo. |
Uthe ucwaningo lwakamuva abalwenze ngesikhathi sekuhlasele iCovid-19 kuleli, luveze ukuthi kuphindaphindekile ukukhathala kubasebenzi bezempilo, kanti ngaphezu kwalokho, bese kukhona novalo lokuthi bazobhekana kanjani nalolu bhubhane? |
Uthe ucwaningo lwakamuva luveza ukuthi abantu abasha abangu-71% e-Eastern Cape sebake balithola ibhande noma induku besayizingane. |
Uthe ucwaningo lwakhe alwenze iminyaka engu-10, luveze ukuthi iningi labafundi ezikoleni alikwazi ukufunda nokubhala isiZulu. |
Uthe ucwaningo lwakhe olubhalwe ngeTshiVenda, belubheka ukuhlukunyezwa kwabesifazane nendlela embi abavezwa ngayo ezincwadini nangababhali bemidlalo. |
Uthe ucwaningo lwenyuvesi i-Unisa lwango-2012, lwaveza ukuthi intsha iyithola kalula insangu notshwala. UNkk Gina ukhale nangomshayeli wetekisi oboshiwe otholwe nezinga lotshwala eliphindaphindwe ka-13 kunelimukelekile. |
Uthe ucwaningo lwenziwe ezimotweni ezikleliswe kwi-AutoTrader ngo-Okthoba futhi luveza iminyaka, ibanga imoto elihambile nentengo. |
Uthe ucwaningo lwesikhashana luveza ukuthi isibhamu sisetshenziswe emacaleni ayisithupha okubulala enzeke eMangwe phakathi kuka-2017 kuya ku-2018. Sibuye sasetshenziselwa amanye amacala okubulala amathathu enzeke e-Elandslaagte, Jeppe naseMoffotview. |
Uthe: “Ucwaningo lwethu luveza ukuthi ukuvalwa kokudayisa utshwala kuzoshaya abasebenzi ngoba uma sibuka ukuthi utshwala buzovalwa amasonto ayisishiyagalolunye kusho ukuthi kuzolahleka eminye imisebenzi ewu-84 000. Kufanele sizibuze ukuthi ukuvala utshwala ngabe kulungile yini uma sibuka umonakalo owenzekayo empilweni yabanye abantu.” |
Uthe ucwaningo lweWHO alushayi eceleni ngoba siphezulu isibalo sabantu besilisa abashadile abazibulalayo kulelo. |
Uthe ucwaningo lwezibalo zeCovid-19 olwenziwa yiKwaZulu-Natal, lukhomba ukuthi izibalo zenyuswa wukuhlangana kwabantu abaningi, ukuphuma nokungena kwabantu abaphuma kwezinye izifundazwe. |
Uthe ucwaningo lwezimali luveza obala ukuthi kwabanye omasipala akwenziwa kahle. |
Uthe ucwaningo ngeCovid-19 luveza ukuthi u-10% wabantu abadala abahaqwe yiCovid-19 bakhishwa yisisu, baphalaze okuhambisana nenkinga yokuphefumula, nokukhwehlela kodwa kwabanye kuyenzeka sihambe sodwa. |
Uthe ucwaningo olulandelayo bazolwenza ngo-Ephreli wathi bazimisele ukudalula imiphumela ngaphambi kokhetho. |
Uthe ucwaningo olusenziwe aluvezi ukuthi sidalwa yini. Ngokwakhe sibonakala ngezimpawu zobuhlungu ezivamise ukuhlasela abesifazane ngezinsuku zokuya esikhathini. |
Uthe ucwaningo olwenziwayo lokuthi izokwazi yini ukusebenziseka njengomuthi nokuthi izothengwa ngabantu abangaki luhamba kahle. |
Uthe ucwaningo olwenziwe ngaleli gciwane emazweni ase-Asia, kusukela ngoFebhuwari, luveza ukuthi siyakhula isibalo sabantu abasha nezingane abangenwa yileli gciwane. |
Uthe ucwaningo olwenziwe nguDkt Stephen Taylor ongumqondisi wezocwaningo kulo mnyango, luveza ukuthi nyakenye isikhathi sokufunda esilahlekile siphakathi kuka-50% kuya ku-75%. |
Uthe ucwaningo olwethulwe nguNgqongqoshe wemfundo ePhakeme uDkt Blade Nzimande kuleli sonto, luveza ukuthi u-40% wezitshudeni kwadingeka ukuthi ubuyele emakhaya emuva kokuvalwa kwezwe. |
Uthe udaba balubikile emkhandlwini wamakhansela njengoba behlale benza. |
Uthe udaba basazoluxoxa noMkhandlu weParish ukuze kuvunyelwane ngesinyathelo esizothathwa ngoSokhela. |
Uthe udaba lobuhlobo phakathi kukamengameli wabo ne-Afriforum baludingida nyakenye. |
Uthe udaba lokuguquguquka kwesimo sezulu beluvele luyinkinga kuleli njengoba bekuba khona izindawo ezinesomiso, izikhukhula nokushisa ngokweqile. |
Uthe udaba lokumiswa kwakhe uzoludlulisela enyunyaneni yakhe. |
Uthe udaba lokungalawulwa kwezibhamu ilona oluyinkinga enkulu eKZN, oluwumthelela ekubulaweni kwabantu. |
Uthe udaba lokuqashwa konogada ezikoleni nalo luseqhulwini lwezinto abazozenza ukuqinisa ezokuphepha ezikoleni. |
Uthe udaba lukathaqa nokuxegiswa kwemithetho okwamenyezelwa uMengameli Cyril Ramaphosa akukhona ngoba bebona ukuthi uthaqa awuzange usebenze ngendlela. |
Uthe udaba lukaZuma lunqunywe inkantolo ngakho beyiqembu ngeke bagxile kulo. |
Uthe udaba luqale emva kokuthi lo mfundi exwayiswe ngokuthi angangeneli ngenkathi kuphakwa kulesi sikole ngoLwesithathu. |
Uthe udaba lwabo balubikile kwiMeya yeTheku uNkk Zandile Gumede olusukumele phezulu wathumela umuntu ozohlola isimo kodwa asikho isisombululo eze naso. |
Uthe udaba lwabo bayalulungisa ngukuhlanganyela nenyunyana yabadlali, iSouth African Football Players Union (Safpu). |
Uthe udaba lwakhe ulubikele iNdwedwe Development Committee ebhekelele ukuthuthuka kwale ndawo nokusebenza komtholampilo endaweni. |
Uthe udaba lwamatekisi alubanga lula ngoba kukhona abebelugxeka kodwa bafike esinqumeni esifanele. |
Uthe udaba lwebala lakhe yize lungabalulekile emsebenzini azowenza kodwa kuyaqapheleka ukuthi emabhizinisi kahulumeni, abaningi abaqhoqhobele izikhundla abebala elimhlophe noma ezinye izinhlanga. |
Uthe udaba lwemeya yeTheku luyalungiswa ngaphakathi ku-ANC futhi kuzomenyezelwa uma sekushaye isikhathi esifanele. |
Uthe udaba lwemfundo kufanele lungazitshwa ngoba iyona eyokhulula intsha yakuleli. |
Uthe udaba lwemoto alusalanga ngaphandle ngoba abahambisani nokuthengwa kwemoto entsha. |
Uthe udaba lwentela basaludlulisele enkantolo yokudlulisa amacala futhi bafake nesicelo sokuthi kuhlengwe ibhizinisi labo. |
Uthe udaba walubika esikoleni kwaba nomhlangano ngoMsombuluko odlule nephini likathishanhloko. |
Uthe udabuka eMtubatuba kanti ufihle ikhanda kwaMfeka. |
Uthe udadewabo akezanga enkantolo ngoba akakabi sesimeni esihle selokhu uMpungose ashaya ilothe. |
Uthe udadewabo ubehlala nesoka lakhe KwaDabeka, eMvuzane, buqamama nalapho ehlala khona. Uthe uthole ucingo ngoMgqibelo ebusuku emuva kwehora lesikhombisa ebikelwa ukuthi udadewabo usegwazwe yisoka lakhe elinguyise wengane. |
Uthe udadewabo ubeneminyaka engu-60, okwenze ukuthi anqume ukungabuyeli esikoleni. |
Uthe udadewabo ubengeyena umuntu ogulayo njengoba ubesebenza kwelinye ihhotela eThekwini, walethwa ekhaya ngabantu abangamazi abathi bamthole esegula engazazi uyaphi. |
Uthe udadewabo ubevele aziwa ngephimbo lakhe njengoba ubevamise ukucula esontweni kanti yena wazifundisa ukwenza izinsimbi zomculo. |
Uthe udadewabo ubeyinkinga ngoba ubefuna ukuhlala yedwa kangangokuthi bebeze bamlethele imali nokudla kodwa uma sebethi bahamba naye abaxoshe. |
Uthe udadewabo umbiza uR4000 ukumpenda izimpahla ezimbeni, wathi ukupenda uhhafu womzimba ubiza uR2500. |
Uthe udadewabo uphuthunyiswe esibhedlela iRK Khan wafike washonela khona ngawo uLwesibili. |
Uthe udadewabo ushiye indodakazi eneminyaka ewu-18. |
Uthe udadewabo utholwe ngabafana abebedlala ibhola emini ngoMgqibelo eshuthekwe esikhotheni esingezansi kwenkundla yezemidlalo, kanti umndeni usola ukuthi umufi uqale wadlwengulwa njengoba isidumbu sakhe besinqunu. |
Uthe udadewabo waze washiya izifundo zakhe ze-electrical engineering ukuze kufunde yena. |
Uthe udadewabo wubesebenza esikhungweni sokunakekela abantwana abancane sakhona KwaMakhutha. |
Uthe uDavis ugxile ekutheni kungabhalwa ngezinsuku ebezibekiwe kodwa wangakhuluma ngokuthi kuzobuyiswa kanjani ukuthembeka kwalezi zivivinyo zikamatric. |
Uthe udeda ngethemba lokuthi kunomunye umdlali ofanelwe wukuthatha indawo yakhe ngoba yena usekuzuze konke ayefisa ukukuzuza ebholeni kuleli. |
Uthe uDeli noNqobile bazobonakala isikhathi eside kulo mdlalo kodwa nabo sebeqedile ukuqopha. |
Uthe uDeli uzoqhamuka engunina kaNkululeko (Nkanyiso Mchunu) amthola kuNgcolosi (Tony Kgoroge). |
Uthe udidekile ngoba ingane ibuye yamtshela ukuthi esinye isizathu esenze bakhishwe nezinye izingane ngukuthi abazange babekhona ngesikhathi kubuyekezwa isifundo. |
Uthe udidekile yize bengazange bamchazele ukuthi ingozi yenzeke kanjani. Uthe bathole ukuthi uKhumalo ubezama ukusayinisa omunye umlungu obenebhanoyi ebelipaka lapho abesebenzela khona. |
Uthe udinga uhulumeni asheshise udaba lwesicelo sesinxephezelo ngomhlaba owathathwa ngesikhathi kusungulwa isiqiwu. |
Uthe uDJ Tira ubasizile ekuyenzeni kabusha ngoba nguye ohlanganise abaculi abapikwe kuyo futhi wabasiza nangokuqopha i-video yayo. |
Uthe udlame olubhekiswe kwabesifazane kuyadingeka ukuthi kuliwe nalo ngoba luyisihlava esibi emphakathini. |
Uthe udlame olubhekiswe kwabesifazane ludinga wonke umuntu abhukule ahlanganyele ekulweni nalo. |
Uthe uDlamini ushone esanda kuhlonishwa ngeziqu zobudokotela ngenxa yeqhaza lakhe ekuhanjisweni kwezidingo kubantu. |
Uthe uDlamini wayesemncane kakhulu enza lesigameko athe uyazisola ngaso. |
Uthe uDlubheke (24), wakwaNgqulu, eNquthu, ubedlala nabangani bakhe ngalesi sibhamu kanti kukhona ozohlebela amaphoyisa, base beboshwa kanjalo. |
Uthe udlulele eCoastal College eyozama ukulungisa izifundo zakhe futhi enza nezikagesi kodwa zamxaka. |
Uthe uDoctor Khumalo ubaphe isipho sejezi lakhe ayeligqoka kwiBafana Bafana nathe balihenge kule ndawo ukuze bahlale bemkhumbula ngalo. |
Uthe udokotela akamisiwe emsebenzini kodwa uke waya ekhefini ngesikhathi kusuka izinxushunxushu sekungenelela nomphakathi. Udaba lwalo mhlengikazi nomphathi wakhe uthe luyaphenywa. |
Uthe udokotela ubesesitezi sesithupha. Ezinye izitezi azithintekanga. Kusolwa ukuthi intuthu ebivimbanisile ngesikhathi kusha, iyona edale ukuthi umufi angabe esakwazi ukuphuma. |
Uthe udoti uqoqwa kanye ngesonto eMelville naseNtshawini, uma kwenzekile kwathatha isikhathi umphakathi uyatshelwa kusenesikhathi. “Sabeka imigqomo kodwa abantu babeka phansi eceleni kwayo, bese udoti udephunwa yizinja. Kuyasikhathaza lokhu ngoba senze ngisho imikhankaso sifundisa ngokunakekela imvelo nokulahlwa kukadoti,” kusho uMkhize. |
Uthe udoti uzoqoqwa abantu baseMlaza ngeke kuqashwe abantu bakwamanye amalokishi kodwa kuzoqashwa abendawo. |
Uthe udubuleke ethangeni futhi izinhlamvu zimshaye kakhulu eqolo esezama ukubaleka. |
Uthe udumele kakhulu ngokwenzekile kodwa ubonga uNgqongqoshe wezokuThutha KwaZulu-Natal, uMnuz Bheki Ntuli nomphathi wamaphoyisa okuyibona abasukumela lolu daba eMpangeni. |
Uthe udumele ngokukhishwa kukayise eNtabeni ngoMsombuluko ebe egula kakhulu. |
Uthe udumele ngokuthi abantu bangavele babize isithangami sabezindaba ngento engathi shu. Uthe akathandi ukuphawula kakhulu ngalesi sithangami ebesibiziwe. |
Uthe uDumi ubehlale embiza ngenkosikazi yakhe, emthembisa ukuthi uzomshada maduze. |
Uthe uDumi ubehlale emduduza ngokuthi nguyena ungqa phambili azimisele ngokumshada uma esembambile ukuthi uqonyiwe. |
Uthe uDumi wamlaxaza ngoSepthemba ngonyaka odlule ngemuva kokumtshela ukuthi ukhulelwe. |
Uthe ufake isicelo sokuqhuba izifundo zakhe emkhakheni weMechanical Engineering eNelson Mandela University. |
Uthe ufake isicelo soxhaso lwezimali ukuze enze izifundo zobuthisha. |
Uthe ufake lesi sicelo kwi-ANC ukuze kube nethemba kubantu ngohlu lwabantu i-ANC ebajubela ukuthi bayoyimela. |
Uthe ufake lolu hlelo lwamanzi ngoba amanzi abephuma emapayipini kodwa ubeba nenkinga uma amanzi engaphumi kompompi. |
Uthe ufice abazukulwana bakaNkk Dlomo, bebedlala nezingane zomakhelwane egcekeni ngenkathi ezobhonga emswaneni. Uthe lezingane bezibukeka njengabantu esingabathikamezanga isehlo sokusocongwa kukakhokho wazo. |
“Uthe ufice endlini kuvuliwe, kwathi uma ebheka, wabona emnyango kugqekeziwe.” |
Uthe ufike ekuseni kuleli hhovisi ngoLwesihlanu kwaqhamuka amadoda amathathu acela ukumfunisa indawo yokupaka imoto yakhe. |
Uthe ufike eSeventini wachithwa kwathiwa ayisabonakali inombolo yomgodi. Nakhona akanelisekanga njengoba ethi ababanga nesineke sokubheka yize ebephethe isiliphu akhokha ngaso. |
Uthe ufike kubo wathembisa ukuthi uzobenzela konke bese bona bemkhokhela imali abanayo ngohlelo lwesitolimende. |
Uthe ufike kushiswe ihhovisi lothisha, kwasha izincwadi nomsebenzi wabafundi nowothisha. |
Uthe ufikelwa izinyembezi uma ecabanga ukuthi umculo wakhe usuzozwakala emhlabeni wonke. |
Uthe ufikelwa umunyu uma ebona indlela abantu abawuthakasela ngawo lo mdlalo ngoba uvele acabange ubunzima adlule kubo ngaphambi kokuthi ube yimpumelelo. “Ngiqale ukuqoqa ulwazi ngalo mdlalo ngo-2013/2014 lapho engihambele khona amahostela aseThekwini ngiqoqa ulwazi. Ngangifisa ukuthi kube yifilimu ehlanganisa wonke amahostela aseThekwini,” kusho uMthunzi, |
Uthe ufikelwa yizinyembezi uma ecabanga indlela indodakazi kaSenzo eneminyaka engu-14 eke iswele ngayo izinto yize uyise ayishiyela imali. |
Uthe ufike ngesikhathi lapho kunengxoxo yokuthi izikhungo kumele zithuthukise izwe. |
Uthe ufike ngo-2013 ezoba ngumphathi walesi sikole esihambisana nezinhlelo zokufunda ezibekwe wumnyango kodwa baba nesigaba esithile abazibekele sona ukuthi bafuna ukufika kuso beyisikole. |
Uthe ufike ngo-7 ekuseni ezovula ejimini kwafika omunye uthisha wasenkulisa ocele ukhiye wayo. |
Uthe ufike ngo-8 ekuseni esikhungweni sokuhola, kwaze kwashaya u-2 ntambama imoto ingafiki. |
Uthe ufike nje vele umndeni wakhe ubunesidlo sasemini okuyilapho acele khona ungqongqoshe ukuba azodla, angaphumi engadlile. |
Uthe ufike wathola izindaba ezinoju, anesiqiniseko sokuthi abantu bazosala bebambe ongezansi uma eseziveza ohlelweni lwakhe maduze. |
Subsets and Splits
No community queries yet
The top public SQL queries from the community will appear here once available.