input
stringlengths 1
130k
⌀ |
---|
Uthe usekhathele ukukhulekela abesifazane abafuna umendo ngoba bagcina sebegxila ekufuneni umshado bakhohlwe ukukhonza uNkulunkulu nokuthuthukisa impilo yabo. |
Uthe usekhona ohlwini uNdobe lokuya esiShayamthetho wathi usengunombolo 3 wathi asikho isinqumo esithathiwe sokuthi akhishwe ohlwini. |
Uthe usekhona ugogo wakhe amthanda ngenhliziyo yakhe yonke. |
Uthe usekhulume nozakwabo, uMnuz Bheki Ntuli, ophethe uMnyango wezokuThutha nokuPhepha komphakathi mayelana nokudunwa kwezimoto. |
Uthe usekhulumile noNgqongqoshe wamaPhoyisa uMnuz Bheki Cele ngodaba. UMazibuko udutshulwe esemotweni yakhe endaweni yokupaka izimoto, kuleli kolishi ekuseni ngoLwesihlanu. |
Uthe usekubekele ezandleni zikaNkulunkulu ngoba nguye ongakwazi ukumnika indoda emfanele. |
Uthe usekulungele ukuphuma kwi-ANCYL ngoba noMbalula waphuma eneminyaka ewu-38. |
Uthe usekwamukele ukuthi uxoshiwe kodwa usefuna imali yakhe. Usewagqigqe emahhovisi kwaze kwaguga izicathulo engayitholi. Yikho lokhu okumenze wagcina esenquma ukwedlulisela udaba eCCMA . |
Uthe uselaxaze phansi iKalawa Jazzme, wasungula inkampani yakhe, Abazingeli Entertainment. |
Uthe uSelby lokhu ukuthatha njengokukhula emkhakheni akuwo futhi ujabulile ngokuthola ithuba lokuba yingxenye yemidlalo emikhulu ewuchungechunge kuleli. |
Uthe uselivulile icala emaphoyiseni walufaka naseCCMA udaba. |
Uthe uselokhu entanta ePosini nasemaphoyiseni evula icala, akukho ukusizakala. |
Uthe uselubhungile nabaphathi udaba lwabadlali azobadedela nazobasayinisa. |
Uthe uselwe nenkohlakalo iminyaka eminingi ngaleyo ndlela ngeke avume ukuthi igama lakhe lesulelwe ngayo. |
Uthe usemaphethelweni e-albhamu yakhe entsha angangabazi ukuthi abalandeli bakhe bazoyijabulela. |
Uthe usemkhankasweni wokuthi kube nohlelo oluzobhekana nokuthi osonkontileka bakhokhelwe ngesikhathi. |
Uthe usemkhulu umsebenzi obahlalele kodwa wathi kumele abadlali bakhe bangagxekwa ngamaphutha. |
Uthe usemncane yingakho ezimisele ngokwenza konke akufisayo ngoba iminyaka isamvumela. |
Uthe usemnika uR500 ngenyanga, futhi usezoyehlisa ibe uR50 ngenyanga ngoba akahloniphi. |
Uthe usemvulele uxhaxha lwamacala okubalwa kuwo nelokumhlukumeza nelokugqekeza kodwa ubengakaboshwa. |
Uthe usenawo amandla okukhankasa nokusebenza ngoba ipolitiki isegazini lakhe futhi uzimisele ukusebenzela izwe. |
Uthe useneminyaka ewu-22 eyilungu lesigungu esiphezulu se-ANC ngakho noma exoshwa ngeke aye kwelinye iqembu kodwa uzohlala kuyo futhi avume uma eqokelwa ezinye izinkhundla. |
Uthe usenesikhathi angena endimeni yezikaqedisizungu. Waqala ukuklwebha amapuleti eneminyaka engu-10. |
Uthe usenesikhathi egadela omakhelwane izingane zabo, ezinye zikhulile zinemizi yazo, ezinye ziganile akakaze abulale ngisho neyodwa ingane. |
Uthe usenezingoma eziyisikhombisa zomculo wokholo aziqophe nabaculi abehlukene. |
Uthe usengcono kakhulu kunasekuqaleni futhi kungenzeka le mpelasonto imfice eseluleme ngokuphelele ngoba uyazelapha nangokwasentshonalanga. |
Uthe usenobhaskidi wakhe wezingubo ezingcolile lapho efaka khona izingubo zasemsebenzini uma engakaziwashi futhi nezicathulo zasemsebenzini uyazihlukanisa, akasazibeki ndawonye nezinye. |
Uthe usenovalo ngokunyamalala kwendodakazi yakhe ngoba ziningi izinto esezijwayele ukubikwa uma abesifazane benyamalala kulezi zinsuku. |
Uthe usenqume ukusebenzisana nabantu abamsulwa abangeke bangcolise igama lakhe ngoba ufuna ukuqeda inkohlakalo njengawo wonke umuntu waseNingizimu Afrika. |
Uthe usenqume ukuyikhipha ingane yakhe kulesi sikole njengoba othisha beziqhelelanisa nokushaywa kwengane. Umzali ufisa kujeziswe unogada futhi bavule icala lokushaya esiteshini samaphoyisa eNkandla. |
Uthe uSenzo washiya izingane ezintathu okuyile ahlala nayo, eyobengunkosikazi wakhe uNksz Mandisa Mkhize neyomculi uKelly Khumalo. |
Uthe usephenduke umantunta nendishi ulala emizini yabantu ngoba ubalekela zona ziyamzingela zifuna ukuqeda ngempilo yakhe. |
Uthe usephila ngokuphuza amaphilisi amabili ekuseni namabili ebusuku. Ephetha uthe ingoma ayiqopha noCassper Nyovest ethi Bonginkosi nethi Hlengiwe waziqopha kunzima kangangoba wayephoqeleka ukuba elokhu ema kwaze kwaba ngamahlandla awu-25. Uphethe ngokuthi kunosuku angakwazanga ukuya nasenkantolo ngoba wayesexinwe yikho ukugula. |
Uthe useqala ukushaya amakhala ngamadodana akhe amabili anawo nomkakhe, athe kusho khona ukuthi nawo ngakamfowabo. |
Uthe useqalile ngezinhlelo zeDurban July azozimemezela maduze ngoba uzokwenza indumezulu yomcimbi. |
Uthe useqalile ukusebenza ngokuzikhandla ukufeza iphupho lakhe ngoba usesabalala nangaphandle kwaKwaZulu-Natal. |
Uthe useqalile ukusebenzisana nabaculi bakwamanye amazwe ase-Afrika ngoba kuzomsiza ukungena kule miklomelo. |
Uthe useqede konke sekushoda umshado omhlophe. |
Uthe useqedile ngezifundo zakhe, sekusele ukuthi ayogqoka ijazi. Iqembu alidlalele ngasekhaya esakhula yiReal Argentina. Uthe ufike kwi-Arrows ngemuva kokuthi kube khona isikhathi lapho bebehlola khona abadlali, ngenhlanhla yakhe wakhethwa. |
Uthe useqhubeke nezifundo esejele njengoba eseno-N2 kwi-Electrical Engeenering. Uzophuma ejele ngo-2023. |
Uthe useshintshe ukwenza ngoba ngeke esagcina ngokudlala isigingci sebhesi ajwayele ukubonakala esidlalela uDJ Tira kodwa useyadijeya. |
Uthe usesidubile isikole ngoba ngeke esakwazi ukuba sendaweni eyodwa nothisha abamhlukumezile. |
Uthe usethathe isinqumo sokushintsha isihloko sengoma athi Yimi Umlungu nakuba engeke azishintshe izinhlamvu zengoma. |
Uthe usethathe isinqumo sokuthi umuzi wakhe awuphendule indawo yokuba nemicimbi yobumnandi njengoba esakhe nezindawo zokuba nalo lonke uhlobo lomcimbi kuwona. Lokhu uthe ukwenza ngenhloso yokuthi abantu bangaze bakhathazeke ngokuyofuna izindawo ezizomba eqolo edolobheni ebe enomuzi omkhulu ngalolu hlobo. |
Uthe usevuke wazithatha njengoba ekhiphe umucu omusha othi Sikelela apike kuwo iThee Legacy. |
Uthe usexhumane nosomabhizinisi abaningi abazimele ecela uxhaso kodwa kwanhlanga zimuka nomoya. |
Uthe useyalamukela futhi uyalithanda igama lakhe elisha. |
Uthe useyalulama kubhubhane obelusho ukumuka naye. |
Uthe useyayithanda ithelevishini ngenxa yokuthi abantu abaningi bayayibuka nokuzokwenza ubuso bakhe bujwayeleke, abantu bamazi kalula. |
Uthe useyekela emabhinceni ngoba yiwo abefuna le ngoma ihlukanise unyaka ngo-2018. Uthe neyaBathandwa ethi Hhe Moya Wami ikwi-albhamu ethi Amagatsha ka-2017. |
Uthe useyikweleta i-albhamu eyodwa i-Afro bese eyanquma ukuthi ufuna ukwenzani. |
Uthe useyithumele isekhula eyalela izinhlaka ukuthi zivalwe izikhala. Kulezi zikhala kubalwa umkhakha wezempilo nowezemfundo, okuhlala kukhalwa ngokungaqashwa kwabasebenzi bakhona. |
Uthe usezame kaningi ukuxhumana nezikhulu ebezimphethe kwiMabala Noise kodwa zonke zithi azisahlanganise lutho nale nkampani. “Zithi angithinte uReggie Nkabinde. Uma ngimthinta uReggie akasazibambi izingcingo zami futhi usengibhlokhile. Angisazi ukuthi ngenzenjani.” |
Uthe usezamile ukuthi ahambe eqaphile ngoba ngeke azi ukuthi yini ehlelwayo ngaye. Kwenzeka lokhu nje lo mculi usanda kulaliswa esibhedlela ngenxa yokuphathwa ukhwantalala, athe lwenziwa ukuxakeka emqondweni. Uvumile ukuthi usalokhu ebonana nabeluleki bengqondo ukwelashelwa ukhwantalala. |
Uthe useze wafunda ukuthi emendweni awungeni kuwo ngenxa yemali kodwa kusuke kuwubizo lwakho. |
Uthe useze wajwayela njengoba kuhlala kufika abantu esitolo bambuze imibuzo eminingi bethi ubekwa yini ezitolo zezimpahla ngoba bamazi njengesikwebhisi somgadli weqembu lesizwe. |
Uthe usezi-nhlelweni zoku-shutha i-video ahambele nama-dolobha ahlukene eqhaka-mbisa umculo wakhe. |
Uthe usezinikele ekukhuthazeni izintombi ukuthi zizigcinele umshado. |
Uthe usezinikele ukusebenzela i-ANC ngoba ikhombise ukumethemba nokumthanda. |
Uthe usezivalele yedwa lapho elandela khona imithetho yenhlangano yezempilo emhlabeni jikelele "futhi ngizosebenzela ekhaya izinsuku ezingu14 ngesikhathi ngisahlola isimo sempilo yami." |
Uthe usezoba ngomunye wabalingisi abaqavile balo mdlalo njengoba ezodlala indawo yowesifazane okwaziyo ukusebenzisa ubuhle bakhe ukuthola into ayifunayo. |
Uthe usezobheka imidlalo emibili esele yeligi ukuthola kuyona amaphuzu aphelele. |
Uthe usezokhiqiza namajakhethi namabhulukwe futhi ngeke agcine ngokuwadayisa ezinkundleni zokuxhumana. Uthe uzoba nezitolo ezingomahamba nendlwana. |
Uthe usezowagaxa emgibeni bese egxila enkuliseni yakhe ayisungule ngemali ayithola edayisa imoto ayinqoba kwiZululand Marathon ng-2017. |
Uthe usezwile ukuthi eGauteng ikakhulukazi eTshwane, lesi sihlava sidlange kakhulu kangangokuthi izinga lobuphofu kule ndawo seliphezulu ngendlela exakile ngenxa yokuthi amakhansela akhwabanisa ukudla okumele ngabe kuya kubantu abampofu. |
Uthe uShabalala uyaziwa kwezempilo futhi uyahlonishwa ngenxa yamagalelo akhe. |
Uthe uShangase wayesesebenze iminyaka engaholi futhi ungekho umsindo kodwa kwathi uma sekuholwa kwakhona abambeka amabala, kwaqala izinkulumo ezithi akawenzi kahle umsebenzi wakhe, kumele ashenxe esikhundleni. |
Uthe ushaqeke kakhulu ngokudlula kwakhe emhlabeni ngoba ubengalindele. |
Uthe ushaqekile esalinde ukuthi babizwe enkantolo, umkakhe wasemfikela namaphoyisa ezomsayinisa incwadi yesivimbelo senkantolo. Uthe angaphinde asondele endodakazini yabo eneminyaka ewu-12, angangeni nasemzini wabo. |
Uthe ushaqekile ngesenzo sikaGwetyana ngendlela abethembisa ngayo uma echaza ngebhizinisi lakhe. Uveze ukuthi ubungeke usole lutho ngendlela abehleleke ngayo. Ngisho namahhovisi akhe uthe abekhombisa ukuthi ngawomuntu oyaziyo into ayenzayo nosebhizinisini elisezingeni eliphezulu. |
Uthe ushaqekile uma esethola ukuthi bekudutshulwa omunye womakhelwane bakhe ngemva kokuzwa umsindo womakhelwane bekhala ubumayemaye. |
Uthe ushaqekile uma esezibona futhi nendlela abantu abayamukele ngayo indawo yakhe. |
Uthe ushayele ucingo umphenyi wecala wamazisa ngalolu daba, yena wabe esethinta abasemakhazeni okuyilapho bemtshela khona ukuthi sikhona isidumbu somuntu ongaziwa emakhazeni ePinetown. |
Uthe ushayelwe ucingo ngoLwesihlanu ngomunye wabagqugquzeli, uBhodloza Nzimande, emgqugquzela ukuthi avele naye emcimbini. |
Uthe ushaywa ngoKhisimusi nje ufike ngoDisemba 24 eThekwini esuka eGoli lapho etohoza khona. |
Uthe ushe emabeleni, ethangeni, engalweni ngasemlenzeni. |
Uthe ushelwe wumjondolo wakhe onamakamelo ayisithupha nendawo yokuqopha umculo abesanda kuyivula ebinempahla elinganiselwa kuR150 000. |
Uthe ushintsho luzobonakala ngamehlo uma esephethe futhi ngeke abe nonogada, uzobe ehamba ngebhayisikili ngisho eya esitolo ngoba akafuni ukumosha imali. |
Uthe ushiya nje bebengazi ngoba wabatshela ukuthi akasathandi ukubuyela ePhalamende. |
“Uthe ushiye amagwinya emafutheni waphuma akamazi ukuthi uyephi usebheke waze wadela, akamtholi. Akuphelanga isikhathi eside wasishayela, wathi utholakale esimobeni esisekupheleni kwegceke emzini wakubo abahlala kuwo,” kusho uShangase. |
Uthe ushiye e-Eskom ingekho nenkampani yomculo ebisimsayinile kodwa elandela ubizo lwakhe. Uveze ukuthi njengoba enalolu bizo ubekholelwa wukuthi uNkulunkulu ozomvulela indlela kuwona umculo. |
Uthe ushiye kumaskandi ngo-2016 ngoba esefuna ukugxila ekubhaleni imidlalo. |
Uthe ushiye kwiDYR waya kwiRadio Life kodwa khona akahlalanga njengoba bediliziwe. |
Uthe ushiyela kuMboweni ozokwethula inkulumo yakhe ngoLwesithathu lapho ezonaba khona |
Uthe uShoba uvezile ukuthi uma inkantolo inqabela uChiliza ibheyili angahle alahlekelwe ngumsebenzi njengoba engumuntu oqashiwe. |
Uthe usho kanje ngoba nabo banayo i-App ebizwa ngokuthi yiPOWAgbr, abayisungule nyakenye. |
Uthe ushwele angaphucwa wona uma engahambisani nemibandela ebekiwe. |
Uthe uSigcawu ubemkhonzile kangangoba kukhona abake bathi akabizelwe koMkhulu ayohlawula njengoba ayevunule ngesikhumba sebhubesi kodwa uSigcawu washaya phansi ngonyawo. |
Uthe usihlalo useneminyaka ewu-10 eyilungu lesigungu kodwa akanayo ingane esikoleni. Usole ukuthi amalungu esigungu afuna ukuthola amathenda, kawanandaba nobugebengu ngoba afuna kuqashwe unogada ozokhokhelwa futhi ozokhethwa yiwo. |
Uthe uSihlalo wabo uzogxila kwezomthetho nasekwenzeni umsebenzi wokukhulisa iqembu njengoba bengamjubanga ePhalamende. |
Uthe usiko lokusoka luba ngconywana ngesikhathi sasebusika. |
Uthe uSinethemba nozakwabo baqede ukusebenza ngabo-10 ebusuku base behanjiswa esikoleni esingumakhelwane naseMphelankani lapho bebezolala khona. |
Uthe usishayela ihlombe isinqumo sikaMabuza sokuthi axazulule le nkinga. |
Uthe uSithelo akasahlanganyeli kakhulu nabantu ezindaweni okugcwala kuzona ngoba uzimisele ukusifihla isisu njengoba enza ngesikhathi ekhulelwe ingane yabo yokuqala no-Andile. |
Uthe uSitole ukwamukele ukungenelela kukaKhomishana wesifundazwe kulolu daba. |
Uthe uSiyacela ubatshele ukuthi useyibheke ngabomvu inkonzo yasebusuku njengoba sebezokwazi ukuyenza udede noThando uma sebeshadile. |
Uthe uSiya Mhlongo woKhozi FM engabiza uDumi esiteji kwaba nenhlokomo wabe eseqala ecula. |
Uthe uSizani wayengafuni nhlobo ukuba kugxekwe amalungu e-ANC. Uthe uMthembu yena wayefuna amalungu e-ANC ePhalamende enze umsebenzi ngendlela yize naye wayengumuntu othembekile kwi-ANC. Uthe wagxekwa kakhulu amanye amalungu e-ANC. |
Uthe usizi ababhekane nalo ngesikhathi beshutha lolu hlelo alubanga lula njengoba abantu bebeveza izinto ezinzima abake badlula kuzona nezinesandla ekungahambeni kahle kobudlelwano babo. |
Uthe usizwa ukuthi ungumuntu okhululekile, onomusa, ngakho abantu basheshe babone ukuthi akasiye lo muntu abambona kwithelevishini. |
Subsets and Splits
No community queries yet
The top public SQL queries from the community will appear here once available.