input
stringlengths
1
130k
Uthe ngesikhathi bemguqula bathole ukuthi unezibazi zokuklinywa entanyeni nenxeba lokulunywa ebeleni.
Uthe ngesikhathi benconzula imali, abazange bathathe kuMnyango wezeMpilo nowezeMfundo kodwa bathe ukuthatha kancane kowezokuThuthukiswa koMphakathi.
Uthe ngesikhathi benza ucwaningo babheka ukuthi bangakanani abantu abanokhwantalala ngalesi sikhathi, bathola ukuthi ziningi izizathu ezenze ukuthi babe nokhwantalala kodwa zonke ziwumxhantela weCovid-19
Uthe ngesikhathi benza ucwaningo bebenabesifazane abawu-192 akade sebehluma izinyama ezinomdlavuza.
Uthe ngesikhathi benza ucwaningo ngabafuya izikhukhu kuleli dolobha bathole ukuthi bancane kakhulu abalimi abakwazi ukudayisela uhulumeni inyama yenkukhu noma amaqanda.
Uthe ngesikhathi besaqophe ingxenye yeJerusalema noNomcebo wenza i-video wayifaka ezinkundleni zokuxhumana kwaba nesasa kuyo le ngoma.
Uthe ngesikhathi betapa amaphoyisa ayeze abatshele ukuthi mabasheshise.
Uthe ngesikhathi bethola isidumbu sakhe bathukile noma bebenakho ukuzitshela ukuthi bangamthola eseshonile.
Uthe ngesikhathi beyibuza ngalesi simo ithe ishaywe uthisha ngesibhakela. Unina walo mfundi okhuluma ngezandla, uthe kube nzima ukuthi bakholwe ukuthi uthisha angamshaya ngesibhakela njengoba kungakaze kwenzeke phambilini.
Uthe ngesikhathi beyosibona, nebala bathola ukuthi ngesomfowabo
Uthe ngesikhathi bezwa izibhamu nomfowabo, babone ukuthi akukho ukunyakaza ngoba bebengaphethe lutho olokuzivikela. Uthi ezinye izigebengu bezilinde egcekeni nezibhamu, zidubula, okwenze bangakwazi nokuphuma endlini.
Uthe, ngesikhathi ebamba ilotto okokuqala, yena nomlingani wakhe bebehlala emqashweni nezingane zabo.
Uthe ngesikhathi ebona kuqhubeka, ucele ukuthi bamnikeze ithuba elincane lokuya ekhaya ewumuntu ezobuya, wathatha ingane yakhe wayihambisa kudokotela ozimeleowamtshela ukuthi lokhu kudalwe yi-drip efakwe ngendlela okungeyona. Uveze ukuthi bese kuthiwe ingane izodluliselwa esibhedlela Inkosi Albert Luthuli okuthe ngoMsombuluko bashaya ungqimphothe bathi kuphele imibhede, usezolashwa khona eMshiyeni.
Uthe ngesikhathi ebona uDJ edlala ibika lohlelo iTakalani Sesame futhi abantu bejabula beyidansela kula kwamkhanyela khona ukuthi kukhona okumele akwenze ngayo.
Uthe ngesikhathi ebuza abafana abedlala nabo bamtshele ukuthi bese beqedile ukudlala sebezihlalele, indodana yakhe ibisemotweni yomqeqeshi ngesikhathi kuqhamuka abantu abaqonde emotweni yomqeqeshi bafike bavulela ngenhlamvu, babaleka.
Uthe ngesikhathi ebuza abashushisi ngokungaboshwa kwalo msolwa baziswe ukuthi abukho ubufakazi obanele bokuthi aboshwe.
Uthe ngesikhathi ecelwa wuDSD ukuthi azocula wamazisa ukuthi kuzoba lukhuni ukuthi eze ngenxa yokungazwani kwakhe noThuthani oqashwe kwaJan.
Uthe ngesikhathi echaza isidumbu ocingweni, umndeni kaNksz Dube uqinisekisile ukuthi ngesakhe. Ubuye walanda amalungu omndeni ayozibonela endaweni yesigameko. Kuthiwa isidumbu sikaNksz Dube besikhunyulwe izingubo futhi zingekho eduze kwaso.
Uthe ngesikhathi efika amaphoyisa ahlangabezana nezimbila zithutha emalungeni omndeni ayefuna aphume aphele futhi ebuza ukuthi abizwe ngubani.
Uthe ngesikhathi efika bekuvele sekukhona abantu bezama ukucisha umlilo ngamanzi kodwa kunokuthi uphele bewuvele wokheleke kakhulu.
Uthe ngesikhathi efika eGoli evela kubo e-Eastern Cape uzithole esesebenza imisebenzi emincanyana njengokuwasha izimoto, ukudayisa imithi yakwaHerbal Life nokusiza abantu kunoma yini abayenzayo.
Uthe ngesikhathi efika ekhaya ephuma emsebenzini umzimba wendodana yakhe ubusashisa, wayiphuthumisa emtholampilo ezitshela ukuthi isaphila nalapho etshelwe khona ukuthi ayisekho.
Uthe ngesikhathi efika endaweni yesigameko, akekho obalandisile ngokwenzekile njengoba bonke abantu abebengunge isidumbu somfowabo bebengazi ukuthi ubulawe kanjani, kanti nezingane abezithwele kuthiwa ziphume zabaleka.
Uthe ngesikhathi efika enyuvesi ujoyine inhlanganao esiza intsha i-Enactus lapho bebegxile khona ekusizeni intsha ngezamabhizinisi. Ubengumengameli wale nhlangano ngo-2017.
Uthe ngesikhathi efika eNyuvesi yaKwaZulu-Natal wenza izifundo zobuthishela wagxila kwiMathametics, Science neTechnology.
Uthe ngesikhathi efika kuyena umkhombise insimu yakhe kabhatata nekamoba wambuza ukuthi uyabona yini ukuthi enye inkomo yakubo seyingene ensimini.
Uthe ngesikhathi efika kweZimnyama uke waba novalo ngesikhathi iphini lomqeqeshi uRulani Mokwena libeluleka ngendlela yokudlala elindelwe kubona.
Uthe ngesikhathi efika uPila akazi kwenzekani ngoba wabuyela esiteshini samaphoyisa yena.
Uthe ngesikhathi efundisisa amakhathoni amaningi odayi, uthole ukuthi banamakhemikhali anzima njenge-peroxide ne-amonia. Ukhale nangolunye uhlobo lwekhemikhali elibizwa nge-paraphenylene-diamine athe lingenza ukuthi izinwele zingaphinde zihlume.
Uthe ngesikhathi egcinwe esitokisini waqamba amanga kuFelokwakhe amfica ejele eWestville, wamtshela ukuthi amaphoyisa uwazise ukuthi isibhamu ngesakhe. Ngokusho kwakhe uFelokwakhe wakhombisa ukuyenamela indlela athi waphendula ngayo amaphoyisa.
Uthe ngesikhathi egijima wenze iphutha elicishe lamlahlekisela ngegolide lakhe.
Uthe ngesikhathi ehlaselwa kushaqwe imali ewuR47 000 yesitokofela namaselula.
Uthe ngesikhathi ehlukanisa nonkosikazi wakhe kwaphela unyaka ngaphambi kokuthi athandane noLuthando.
Uthe ngesikhathi ejoyina iRadio 2000 ubengawazi umsebenzi okumele awenze ikakhulu ngoba ubeqhamuka esiteshini saseKZN eya kwesisakazela izwe lonke.
Uthe ngesikhathi ekhethwa ngo-2004 eqokelwa ukuba usihlalo, wabona ukuthi uMntwana wayengeneme, waze wahamba wayomxhawula wambuza ukuthi yini emphethe kabi ngoba uyabona akeneme.
Uthe ngesikhathi ekhipha iculo lakhe lokuqala ngokungalali wayengazi ukuthi uzogcina eyiciko elizokwaziwa ngokungalali.
Uthe ngesikhathi ekhula abantu bebembuka baqhwebane bese beyamhleka.
Uthe ngesikhathi ekhula babemdelela bembiza ngomama unebhesi.
Uthe ngesikhathi ekhula eMooi River, babengabaningi abantu ayebukela kubo abenza imisebenzi ehlukile, umkhakha weChemical Engineering wawukhetha ngoba azi ukuthi ngowabantu abahlakaniphile futhi uhola imali eningi uma usuwenza.
Uthe ngesikhathi ekhula ngabe akakwazanga ukuqeda kahle isikole ukuba akasizwanga abanye abantu.
Uthe ngesikhathi ekhula ubenesifiso sokwenza ushintsho noma ingayiphi indlela emphakathini. Emabhizinisini uthe uke wazama ukuba nakuwona kodwa wagcina ewayekile ebona kungahambi kahle wagxila emsebenzini abizelwe kuwona wokulekelela umphakathi esebenzisa imfundo yakhe.
Uthe ngesikhathi ekhula ubethanda ukudlala ibhola nomculo okuyiwo ogcine uchumile. Ngaphambi kokucula ubedansa isipantsula.
Uthe ngesikhathi elakuleli likuthaqa, inyuvesi yaqhubeka nokukhokhisa izitshudeni imali yokuhlala endaweni ehlala izitshudeni yize kukhona ezagcina ukuhlala ngoMashi kuqala uthaqa.
Uthe ngesikhathi engena kuwo ngemuva kokushona komyeni wayengazi lutho ngetekisi, wayegxile emsebenzini wakhe wobuthisha engazikhathazi ngokuthi kwenzekani ematekisi.
Uthe ngesikhathi engena kwinhlolokhono wayengathembi ukuthi uzofika kulesi sigaba. Wake wayenza inhlolokhono ngo-2013 kodwa wangaqhubekela phambili.
Uthe ngesikhathi engenela umqhudelwano ubazi ukuthi akazimele yena kodwa umele iNingizimu Afrika.
Uthe ngesikhathi enquma ukufundela umsebenzi wezandla wayazi ukuthi lo msebenzi bekwaziwa ukuthi ngowamadoda ngoba unzima.
Uthe ngesikhathi epheka abanikazi bezitolo zokudlela babebona ukuthi wenza umsebenzi omuhle base bemfaka ohlelweni lokumqeqesha ukuthi abe wumnikazi wesinye sezitolo.
Uthe ngesikhathi ephelelwa umsebenzi ubone kuyithuba lokuzama leli bhizinisi. Ukubona isasasa lokupheka emakhaya kubantu ngesikhathi kuqala uthaqa, kumnike isibindi wabona ukuthi lingamsebenzela leli bhizinisi. Uveze ukuthi yize ekuthanda ukupheka futhi ekufundele, ubone sebebaningi kakhulu abenza lo msebenzi.
Uthe ngesikhathi ephuma engena umuzi, nomuzi ekhankasela i-ANC, uhlangane nenqwaba yabantu abasha abangasiqedile isikole.
Uthe ngesikhathi eqala iMuvhango, iSABC yayifuna izinhlelo ezikhuluma ngamasiko abantu abamnyama.
Uthe ngesikhathi eqala lo mbono naye wayesaba engazi ukuthi abalaleli bazowamukela kanjani. Nokho ubambe inkolelo yokuthi umsakazo kumele ufundise umphakathi. Kulolu hlelo ujwayele ukuba semoyeni noMfundisi Bhongolwethu Mzozo ophinde abe ngumelaphi wendabuko, odume ngelikaDkt Khehlelezi.
Uthe ngesikhathi eqala ukusebenza eRichards Bay, wayegxile ekwenzeni izidlo ezingama-starter kuphela. Abaphathi bakhe babona uthando analo ekuphekeni, bamnika ithuba lokuthi abe ngumpheki ngokugcwele. Yilapho aqala khona ukufunda ezinye izidlo, enza nama-platter. Akuphelanga sikhathi wathola umsebenzi eMfolozi nakhona epheka.
Uthe ngesikhathi eqala ukuthola umsebenzi wezokuvakasha uhlelele abantu ukuya eNseleni Nature Reserve, kwase kuba ukuhambela izindawo eziningi ezingamagugu zaseKing Cetshwayo.
Uthe ngesikhathi eqeda ukumbelethisa, ungene emotweni waphuthuma emzini obuseduze nalapho engene khona wathola abesifazane abamsize ngokunqamula umzanyana bageza nengane bayimbathisa. Uveze ukuthi ngesikhathi beqeda uthathe usana nonina wabaphuthumisa esibhedlela KwaNongoma ukuze bahlolwe.
Uthe ngesikhathi eqeda ukuqopha ingoma yakhe wayifaka ezinkundleni zokuxhumana abantu bakhombisa ukuyithakasela.
Uthe ngesikhathi eqopha akubanga nzima njengoba abalingisi balo mdlalo bememukele ngezandla ezimhlophe okwenze umsebenzi wakhe waba lula. “Lokhu kungikhombise ukuthi angiyena nje umaskanda kuphela kodwa nali elinye ikhono lami eselimbulekile nesengifuna liqhubeke. UMjosty ngeke ngimkhohlwe ngempela njengoba ekhombise ukungabi nomona wangifaka entweni enkulu kangaka.”
Uthe ngesikhathi esahlala kubo eThekwini, eNewlands West, kunomakhelwane owayevamise ukugila abafanyana abancane.
Uthe ngesikhathi esalingisa kwiRhythm City ubesheba ukulingisa nokusebenzela inkampani yamabhanoyi iSouth African Airways (SAA).
Uthe ngesikhathi esaqashiwe, ubasi wakhe wamtshela ukuthi uyaphela umsebenzi.
Uthe ngesikhathi esavula isikhwama ekhipha isifonyo, uzwe ngolabhabha wempama esihlathini.
Uthe ngesikhathi esazihlanganisa izincwadi, wabe eseqhamuka neqhinga lomdlalo ongadlalwa ngabantu ohambisana nazo nofundisa ngomlando.
Uthe ngesikhathi esazimele ubehluleka ukusabalalisa umculo wakhe.
Uthe ngesikhathi eseNingizimu Afrika wabe esefunda ngabantu abangamaZulu nabaseNingizimu Afrika. “Ngathola lapho ukuthi impilo inzima kanjani entsheni ekhula ngaphandle kwabazali engenalutho.”
Uthe ngesikhathi esesebenza wabona ukuthi akaqhubeke namahlaya uma umsebenzi ungamxinile futhi isikhathi simvumela. “Ukubona abantu bewathakasela ezinkundleni zokuxhumana kwangenza ngafuna ukuqhubeka nawo,” kuchaza yena.
Uthe ngesikhathi esesiqiwini nabanye abasebenzi batshelwe wunogada nenduna yabasebenzi kuthi inhlwathi isibulale inkonyane yendlulamithi.
Uthe ngesikhathi eseyeke umsebenzi wasungula inkampani ephekela imicimbi kodwa izinto azihambanga ngendlela.
Uthe ngesikhathi eshiya eMolope Foods wayematasa elungisa inkontileka neNational Union of Mineworkers (NUM) neGold Fields eyayizophekela abantu abahlala enkompolo yaseGold Fields.
Uthe ngesikhathi esohlelweni iBig Brother, wafunda lukhulu kodwa akacabangi ukubuyela ayohlala kuleya ndlu.
Uthe ngesikhathi esondela, ugxavunwe kabuhlungu ngamanye amalungu omphakathi abesola yena nonina (uninakhulu womfana) ngokusebenzisa ingane ezenzweni zokuthakatha.
Uthe ngesikhathi ethatha izintambo zokuphatha lo mnyango, wakubeka kwacaca ukuthi umgomo wakhe ukulungisa le mboni. Uthe kunezingxoxo ezisaqhubeka phakathi komnyango nabamele le mboni mayelana noxhaso.
Uthe ngesikhathi ethinta umfundisi ukubuzisisa ukuthi kwenzekeni, uvele waba umuntu ozimisele ngendodakazi yakhe ngoba eyithanda.
Uthe ngesikhathi ethola ukuthi sesimhlasele wayengenalo ithemba.
Uthe ngesikhathi ethunyelelwa amasamanisi ngoSepthemba 10 wayeseNew York emcimbini iNew York Fashion Week.
Uthe ngesikhathi etshelwa ngethuba lokulingisa akacabanganga kaningi.
Uthe ngesikhathi etshelwa ukuthi isiphuzo sakhe sizobe siyingxenye yawo uvele wabona ukuthi ukusebenza kanzima kuyasiza.
Uthe ngesikhathi evaleliswa eseneminyaka ewu-63 kwababuhlungu kuMarawa.
Uthe ngesikhathi evalelwe impesheni ngo-2014 kwatholakala ukuthi kunowesifazane osemncane osebenzise imininingwane yakhe, obehola impesheni ngegama lakhe imali eyikhipha ebhange.
Uthe ngesikhathi ewina imoto wayengunogada kwa-ADT. “Isizathu esangigqugquzela ukuthi ngiqale inkampani yami ukuhola imali encane, umholo wami wokuqala kwaba uR1500, ngabona ukuthi ngeke ngikwazi ukuphila uma ngingabhukuli,” kusho uVumase.
Uthe ngesikhathi eya emcimbini phesheya  kwaba ngenxa yokuthi wayemenyiwe futhi eqokiwe kodwa engenalo ithemba lokuthi uzowina.
Uthe ngesikhathi eyeka isikole, waqashwa ngokugcwele ukuthi aqhube izinqola, okwamsiza ukuthi akwazi ukuthola izincwadi zokushayela nokufundela ukuba ngunogada.
Uthe ngesikhathi eyibhala wayegqugquzelwa umkhankaso we #GiveHerACrown nowethulwe ngoLwesibili.
Uthe ngesikhathi ezoyocula eKapa, ngasekuqaleni konyaka umtshelile base behlangana nokuyilapho ubudlelwabo babo buqale khona. Uthe sebejole izinyanga eziyisishiyagalolunye.
Uthe ngesikhathi i-ANC imatasatasa nokulwela inkululeko, uMlangeni ubalwa nezishoshovu ezafika ngesikhathi esifanele kule nhlangano.
Uthe ngesikhathi ihlasela okokuqala iCovid-19 iWestern Cape yayibatshazwa ngokukhula kwesibalo sabantu abatholakala beneCorona. Kwalandela i-Eastern Cape ngemva kwamasonto.
Uthe ngesikhathi imoto isondela, umshayeli wayo uzame ukucasha ngemuva kweveni abelilandela okuthe uma ezama ukudlula leli veni walishayisa esayidini ngaphambi kokuthi imoto iphaphalaze iyoshayisa leli phoyisa ebeliseceleni komgwaqo.
Uthe ngesikhathi iMvuzo High ingakathutheli eFrance babengenazo izehlo zobugebengu futhi nothisha babeyimbumba ngoba baningi ababebheke isikhundla sokuphatha uma iMvuzo isiseFrance.
Uthe ngesikhathi inhlangano imemezela okokuqala, njengezinyunyana baphuthuma enkantolo bathola incwadi yokuvimba ukuba iSABC ingaqhubeki nokudiliza.
Uthe ngesikhathi iqembu amaGcokama lisondela, omunye mfundi weqembu wakhipha ummese wagwaza owamaGcokama owagcina ephuthunyiswa esibhedlela.
Uthe ngesikhathi isifundazwe sesivutha, amaqabane ayazi ukuthi lapho engaphepha khona isekhaya likaGumede.
Uthe ngesikhathi isikhungo samalayisensi singekho abantu baseMtubatuba bebephoqeleka ukuthi bayowathatha kwezinye izindawo abale kuzo iHluhluwe noHlabisa.
Uthe ngesikhathi isisunguliwe i-ANN7, yeza nezwi elisha endimeni yezindaba futhi yaba impumelelo.
Uthe ngesikhathi izikole zisavaliwe kuleli ukuze kunqandwe ukusabalala kweCovid-19, izingane ezifunda ezikoleni zasemakhaya nasemalokishini zaze zakhohlwa ebese zikufundile ngoba bezivuka ekuseni ziyodlala kanti ontanga yazo abafunda ezikoleni ezithuthukile, bebefunda besemakhaya kusetshenziswa ubuchwepheshe besimanje.
Uthe ngesikhathi izingane zizumekile ikhandlela lithungeleke kokuthile kwavutha endlini.
Uthe ngesikhathi izinto zibhimba eqenjini babe nomhlangano bengabadlali baphuma nezwi lokuthi mabalwele iqembu.
Uthe ngesikhathi konke sekuphumelele imali ayithola uR350 000 emnyangweni, neyayizokhokhela isigaba sokuqala sezinyanga eziyisithupha enyuvesi.
Uthe ngesikhathi kubhekwa, kubonakale ukuthi izigilamkhuba ziqale ngokubhoboza imbobo othangweni olubiyele isigodlo, bayiqubela ngaphakathi egcekeni. Uveze ukuthi oyedwa kwabebehlasela udubulekile njengoba igazi liyabonakala lapho belihambe liconsa khona kodwa lafika laphelela ndawana thile okubonisa ukuthi umsolwa ubopha kakhulu.
Uthe ngesikhathi kubizelwa amaphoyisa endaweni yesigameko, kuboshwe lo wesifazane kulandela ukuhluleka ukuchaza ukuthi kwenzekeni kwindoda yakhe.
Uthe ngesikhathi kuqala imibiko yokusabalala kwegciwane, bebezitshela ukuthi lizonqandeka impilo ibuyele esimeni. Ukhale ngokumba eqolo kokuhlolelwa igciwane, athe kwenza abaningi bangazi noma sebenalo yini.
Uthe ngesikhathi kuqala ingqungquthela yalesi sifunda bathola incwadi eyayivela kwabanganeme bethi bazoya enkantolo kodwa bagcina bengayanga.