input
stringlengths 1
130k
⌀ |
---|
Uthe ngeke basabe ukususa othishanhloko abangawenzi umsebenzi. |
Uthe ngeke bashintshe okuningi njengoba bazakhela igama baziwa ngeKings of the Weekend (KOTW) namanje basabuya nalowo mfutho. |
Uthe ngeke basukume beyomeshela uMaimane yena yedwa kodwa kungenzeka bahlangane naye uma bengena umuzi ngomuzi becela amavoti kubantu nokuthi bajoyine. |
Uthe ngeke bathathe kude emva kokuphuma kwesinqumo, bazocacisa yonke into. |
Uthe ngeke bathule babuke i-ANC isebenzisa amaqhinga ukuwina ukhetho ngoba ifuna ukhetho lube ngolukhululekile olungenakho ukwenzelela. |
Uthe ngeke bathule uma kushintshwa ikhabhinethi |
Uthe ngeke bavumele uNgqongqoshe walo mnyango uNkk Angie Motshekga, ukuthi adlale ngabafundi abasebenze kanzima ngephutha elenziwe wumnyango. |
Uthe ngeke bavume ukuba sesimeni esingahlukile nokuthi baphelezela abammele babheke ejele. Ukuhoxa kukaZuma kuchaza ukuthi ikhomishini kungenzeka iphoqeleke ukuthi ishicilelle incwadi emphoqayo ukuthi azofakaza. USikhakhane uthe bazolufaka enkantolo lolu daba uma kunesidingo ngoba kuwumsebenzi wakhe ukuvikela uZuma. Uphinde wakhumbuza ikhomishini ukuthi kumele iphathe bonke abantu ngendlela efanayo. |
Uthe ngeke bavume ukuthi amalungu abo abuyele emsebenzini uma ukuphepha kwawo kungaqinisekisiwe. |
Uthe ngeke bawakhohlwe amagalelo akhe ekudaleni uxolo phakathi kwe-ANC ne-IFP. |
Uthe ngeke bawehlise umsebenzi abafundi baka-matric abazovivinywa kuwo kulo nyaka kodwa futhi abazi ukuthi iCovid-19 izoba namuphi umthelela. |
Uthe ngeke bayishintshe indlela abaziphatha ngayo ePhalamende ngoba abantu abavotele i-EFF bayahambisana nayo. |
Uthe ngeke baze bakubekezelela ukuthi amaphoyisa anganeme ngezinto ezithile ababambe ngobhongwane ngokuthi angenele iziteleka ezingekho emthethweni. |
Uthe ngeke baze bakuvumele ukuthi iNFP iphele ngoba yakhiwa yibo. |
Uthe ngeke baze baphumule abahlaseli bamaphoyisa bengakabanjwa. |
Uthe ngeke bazimukele izitshudeni ezizozifakela bukhoma izicelo zokufunda ngoba sekuvaliwe ukucela izikhala. |
Uthe ngeke bazivale izikole ngoba leli gciwane lihamba ngezikhawu. |
Uthe ngeke besahlaba ikhefu lesikhathi eside manje sebezolokhu bekhipha njalo. |
Uthe ngeke besakhuluma ngoNkk Mbatha-Makhathini ngoba walishiya iqembu wajoyina i-ANC. |
Uthe ngeke bubekezelelwe ubugebengu edolobheni, ngakho kuzoqhanyukwa nazo zonke izindlela ukuqinisekisa ukuthi abaphula umthetho bayaboshwa. |
Uthe ngeke esasho icala ngokufa kukaSenzo liyoxazululeka nini. |
Uthe ngeke i-ANC ihlale isonge izandla kube konakala ngoba yisikhathi sokuba abantu babe nobuntu. |
Uthe ngeke ingwenya idle izinyane lemvubu kucwebe iziziba ngakho uzolwa futhi ngeke ashiye kwi-ANC ngoba iyikhaya lakhe. |
Uthe ngeke inkosi yasabisa abantu ngokubadingisa ngoba akusekho emthethweni. |
Uthe ngeke kube khona ukubuyisana ezweni ngaphambi kokuthi kubhungwe ngezinkinga ezikhungethe imiphakathi. |
Uthe ngeke kuhambe wonke amalungu eqembu kodwa kuzohamba ayisikhombisa. |
Uthe ngeke kuqhubeke ukufunda uma le nkinga ingaxazululwa. |
Uthe ngeke kuthuleke abantu belindile yingakho ngoLwesihlanu ekhipha ingoma entsha ethi Imimoya aseqalile ukuyicula ezindaweni aqashwa kuzo. |
Uthe ngeke lidalulwe igama lakhe kuze kwaziswe umndeni wakhe. |
Uthe ngeke nje agcine ngokulingisa kuphela kodwa ubuye abe sethimbeni elibhala umdlalo. |
Uthe ngeke nje batshale imali bese bengalandeleli ukuthi kwenzekani ebhizinisini ngoba izimali zikahulumeni. |
Uthe: “Ngeke singawubongi umsebenzi weGallo Records, eyenze isiqinisekiso sokuthi iqeqesha abaculi abawine kulolu hlelo eminyakeni edlule futhi baphumelele.” |
Uthe ngeke ube nentando yabantu ekhululekile ngaphandle kokuthuthukisa abantu besifazane. |
Uthe ngeke uCassper asuke kude azogcwalisa inkundla yabo bona bengakayigcwalisi. “Singaba lapha thina kodwa asikaze siyigcwalise. Ngimphosela inselelo ngokuthi ngizoyigcwalisa kuqala. Wumdlalo omnandi lona esizowudlala. Ngichazwe yisibindi sakhe ngabona ukuthi nathi singakwenza ngoba uyacula futhi nathi siyacula. Uvalo lubulala abaculi. Sinabaculi abakhulu lapha kodwa abenzi lutho,” kuchaza uKhuzani. |
Uthe ngeke uMasipala ukwazi ukubeka izizathu ezimqoka ngokuxhasa iqembu ngo-R27 million ekubeni abantu abahlala khona benenkinga yamanzi ngakho-ke kungakuhle kulindwe isimo semali sishintshe bese kuphinda kubuyekezwa lolu daba. |
Uthe ngeke umculo awuyeke ngisho esesePhalamende. |
Uthe ngelanga lesigameko watshela abangani bakhe ukuthi akukho ukudla, udinga ukutholela umndeni wakhe ukudla. Uthe bavumelana ngokubamba inkunzi uHoosian. |
Uthe ngeledlule bathole izindondo ezimbili kuma-Kamoso Awards, abehlelwe ngumnyango wezemisebenzi yomphakathi, ngohlelo lukazibambele, i-Expanded Public Works Programme. |
Uthe ngelinye ilanga benza wona umsebenzi, kwadingeka ukuthi kungenelele uShanela ngendlela isimo esasishube ngakhona. |
Uthe ngelinye ilanga beqopha enye yamafilimu amancane, wezwa ukuthi kunenhlolokhono, iBomb ifuna abalingisi abasha. |
Uthe ngelinye ilanga ezifundela wabona ulwazi ngomncintiswano wokukhetha umuntu omusha owenze i-business plan kahle. |
Uthe ngelinye ilanga uyafisa ukuzibona eseziteshini ezinkulu zomsakazo okukhona kuzo Igagasi FM, Vuma FM noKhozi FM. |
Uthe ngelinye ilanga wake waphaphama elele endlini yomqaphi wendawo yokuphumula. |
Uthe ngemali abayitholayo bazoqhubeka bathuthukise izimo zokusebenza kothisha. |
Uthe ngemibhikisho yabo bazobe behambele iminyango nezinkampani zikahulumeni, omasipala nezinkampani ezizimele. |
Uthe ngeminyaka ka-1990 wathuthela eThekwini lapho ayefunda khona iTheatre Technology ngaphansi kweDrama, eNatal Technikon esiyaziwa ngeDurban University of Technology. |
Uthe ngemizuzu yokugcina enaye beyinzima futhi esola ukuthi akasekho emhlabeni. |
Uthe ngempela banikele khona namaphoyisa, bayifica imoto ebinephunga eliphuma phakathi. |
Uthe ngempela wakwenza lokho wabe esekhokhelwa kungafanele. |
Uthe ngemuva kokhetho ubona kuzoba amaqembu amane azoba sesiShayamthetho. “I-ANC izobe iwine ukhetho, kuzoba ne-DA ezodla amavoti eMinority Front, i-IFP izodla amavoti eNFP bese kuba yi-EFF ezobe ithole amavoti ngezitshudeni zasemanyuvesi. Sekungaba namanye angathola isihlalo esisodwa uma sekubalwa izihlalo kodwa nawo amaqembu amane azobuya ngemuva kokhetho. Okubalulekile ngukuthi kumele kube nokhetho olunokuthula,” kusho uZikalala. |
Uthe ngemuva kokubikela unina nomfowabo, wahanjiswa kudokotela wahlolwa ukuthi ukhulelwe yini. |
Uthe ngemuva kokubonakala kuyo waphinde wabuyela ekulingiseni emidlalweni yasesiteji. |
Uthe ngemuva kokudalula uhlu abalaleli bazobe sebethola ithuba lokuvotela abayithandayo ezomenyezelwa phakathi kwamabili ngoDisemba 31. |
Uthe ngemuva kokuhamba kukaNtobeko Mabika, okungacaci ukuthi waxoshwa noma wazihambela, kwafakwa uVictor Rose Jnr esikhaleni sakhe. UNtobeko wayengena ngo-12 kuya ku-3 emini phakathi nesonto. |
Uthe ngemuva kokuhlangana komndeni owaqoka uMaphumulo, igama lakhe labhalwa emqingweni wezindaba zikahulumeni ngo-2011. Ngonyaka olandelayo umnyango wamnikeza incwadi yokumqoka ngokusemthethweni. |
Uthe ngemuva kokulingisa emdlalweni iTsotsi, wakhetha ukugxila emidlalweni yasesiteji. |
Uthe ngemuva kokungakwenzi lokhu zibe sezinikwa izincwadi zokuthi kumele zichaze ukuthi kungani kungamele zixoshwe. |
Uthe ngemuva kokungena kwemali yethenda kwi-akhawunti yeDigital Vibes, kwaqala kwavela izinkampani ngapha nangapha, imali icazwa kuma-akhawunti azo. |
Uthe ngemuva kokunika uThamsanqa le mali kube sekuphela izinyanga eziyisithupha engalutholi usizo. |
Uthe ngemuva kokupho-thula izifundo, ngo-2016 uthuthele eGoli engayile ukuyofuna umsebenzi kodwa eyoqala umculo. |
Uthe ngemuva kokuphothula * -matric eSomshoko Secondary School ngo-1991, uthuthele eThekwini lapho efike wadlala khona emidlalweni yeshashalazi ePlayhouse. |
Uthe ngemuva kokuphothula * -matric udlulele e-University of Johannesburg lapho ebenza khona izifundo zeBusiness Management. |
Uthe ngemuva kokuphoxwa yisoka lakhe elaselimlobola eminyakeni edlule, wanquma ukuthi ngeke aphinde aqome. |
Uthe ngemuva kokuqeda leyo ndawo uDesiree wakhona eBomb wamtshela ngendawo kaDabula, wamncenga ukuthi ayithathe njengoba engamboni omunye engamfanela. |
Uthe ngemuva kokuqeda umatric eNgwemabala Comprehensive High ngo-2008, wasebenza ePosini ngoba uninakhulu wayethi ufuna basebenze. |
Uthe ngemuva kokuthola usizo wafunda ngezifo eziningi ezihambisana nokuphazamiseka komqondo, waqonda ukuthi indlela abantu abayibuka ngazo indaba yokuphazamiseka emqondweni yenza ukuthi lezi zifo zingasukunyelwa. |
Uthe ngemuva kokuva kukaMagaqa, basebenze namaphoyisa aphenya ngokubulawa kosopolitiki nabezobunhloli. |
Uthe ngemuva kokwenza ucwaningo olunzulu ngokusebenzisana nodokotela besikhumba, ube nombono wokuthi afeze iphupho lakhe lokusungula le mikhiqizo yesikhumba. |
Uthe ngemuva kophenyo abalwenzile bangakuqinisekisa ukuthi laba badlali babanjwe bephula imithetho yeCovid-19 ngokwenza umcimbi endlini, owaphetha ngokuhlakazwa amaphoyisa ezintatha ngeSonto ekuseni. |
Uthe ngemuva kwalesi sigameko omakhelwane bambuza ukuthi ubengamklabhi ngani amkhubaze kunokuthi ambulale ekubeni engazange amdlwengule. |
Uthe ngemuva kwalezi zingxoxo bazobe sebazi ukuthi mangaki esewonke amathikithi abazowadayisa. |
Uthe ngemuva kwalokho akabange esaziphendula izingcingo zabo ngisho bemthumela imiyalezo uyayifunda angabaphenduli. |
Uthe ngemuva kwalokho wathola ithuba esiteshini sakwa-e.tv lapho aba umethuli wohlelo lwentsha iCrazy e. |
Uthe ngemuva kwalo mbiko, baphinde bathola ukuthi uGlama uhlela ukubonana nabo maduze. |
Uthe ngemuva kwamasonto amabili, baqala ukujabula ngoba sebekwazi ukuthunga. |
Uthe ngemuva kwemizuzu eyishumi eyifakile wathola inqwaba yabantu bebuza ukuthi uzoqopha nini. Uthi akujabulela kakhulu wukuthola imiyalezo kubaculi bakuleli, uCassper Nyovest, amaRude Boys, uGold Max weDistruction Boyz, uVetkoek vs Mahoota nabanye befuna ukuxhumana naye. |
Uthe ngemuva kwesigameko, umsolwa uthathe izimpahla zakhe wanyamalala endaweni, amaphoyisa ayamthungatha. |
Uthe ngemuva kwesigamu sehora engqongqoza engavulelwa muntu, uhambile wabuya ngemuva kwemizuzu eyishumi wangqongqoza wazishintsha izwi wazibiza ngomfana wakamakhelwane. |
Uthe ngemuva kwesiteleka ebesingekho emthethweni, abasebenzi babuyelile emsebenzini kanti namanzi asekhona. |
Uthe ngemva kokuphothula u-matric wafundela umkhakha wamabhange wasebenza washiya kuwo ngo-2010 wabuya wazosebenza noyise. |
Uthe ngemva kokuthenga izingubo zokugqoka ngoR200 kwaPep, bangena eShoprite wathenga ayezokudinga endlini ngoR300, wayesecela owesifazane ukuthi ambambele ingane nesikhwama sezimpahla ngesikhathi ekhokha, okuthe ngokuphazima kweso wanyamalala. |
Uthe ngemva kokuthi umsolwa ethe itulo lokubanjwa kweloli balikhande noNgubane, amaphoyisa abe esesebenzisa izindlela zokuthi ahlanze iqiniso nokuthiwa yikhona okuholele ekutheni ashone. |
Uthe ngemva kwalesi sigameko wayengena ephuma ezibhedlela ngenxa yokhwantalala okwaze kwaphoqa ukuthi adle imishanguzo izinyanga eziyisithupha. Uveze ukuthi omunye udadewabo waphoqeleka ukuthi ayeke isikole ngenxa yokuthi wayengasakwazi ukumelana nezifundo zakhe okwakudalwa yingcindezi eyayidalwa ubuhlungu benhliziyo ngokubulawa kukadadewabo. |
Uthe ngendlela abaholi be-ANC ababengamfuni ngayo, baze bamvimba ukuba ahlangane noDkt Nelson Mandela futhi babengafuni uMandela aqhakambise ukuthi walwa kangakanani ecindeza uhulumeni wamaBhunu ukuba akhululwe ejele. |
Uthe ngendlela akade eyiyona ubesephuma ngisho amagwebu emlonyeni okuyinto ethuse abaningi. |
Uthe ngendlela amuhle ngayo, ngesinye isikhathi uMampho ufisa sengathi uSiya ngabe akasona isitabane. |
Uthe ngendlela elimthuke ngayo Igcokama akakholwa ukuthi le nto ingashiwo umuntu ophilile emqondweni. |
Uthe ngendlela esimlandele ngayo useqala ukwesaba ngoba akazi ukuthi inhloso yaso yini. |
Uthe ngendlela izinhliziyo zabo ezibuhlungu ngayo bayafisa sengathi amaphoyisa angamdedela umsolwa okulindeleke ukuthi avele kusasa enkantolo yeMantshi ePinetown ukuze bazibonele bona ukuthi benzani ngaye. |
Uthe ngendlela lesi senzo esibathuse ngayo bewumndeni, sebesaba nokulala kwazise bathola izinsongo zokuthi nabo bazohlaselwa babulawe uma bengafuni ukukhipha umsolwa lapho ecashe khona. |
Uthe ngendlela lona wesifazane abephuze ngayo, ubone kungcono ahambe nayo aye lapho ehlala khona. |
Uthe ngendlela lona wesifazane amncane ngayo, bebengakholwa ukuthi kungenzeka ukuthi ukhulelwe. |
Uthe ngendlela obekwenzeka ngayo kule video, kukhombisa ukuthi ukhona umuntu omdala obekujabulela obekwenziwa yizingane, futhi okunguyena obeyiqopha. |
Uthe ngendlela okusobala ngayo lapho isidumbu sakhe sitholwe khona, kuyacaca ukuthi ababulali badlule bamtshinga okwenza ziqine izinsolo zokuthi ubulawe umuntu okhona endaweni. |
Uthe ngendlela osekwenzeka ngayo, sengathi akusekhona ukuthi kulandelwa ukushaywa kweDisaster Management Act emayelana neCovid-19, kodwa sengathi sekukhona okunye okuseceleni. |
Uthe ngendlela umshado omhlophe owawumuhle ngayo, babengalindele ukuthi kungaphetha kanjena. |
Uthe ngendlela unina abelimele ngayo bekunzima ukukholwa ukuthi yingane eno-13 eyenze lokhu. |
Uthe ngenhlanhla akekho olimale kakhulu futhi akekho ofile kodwa abalimele bathathwe abezimo eziphuthumayo bayiswa esibhedlela. |
Uthe ngenhlanhla akukho ukulimala akubonayo emzimbeni wakhe, kodwa imoto ithintekile. |
Uthe ngenkathi ebuza uSibongile ukuthi kwenzekeni, uphendule wathi umsolwa obashisile futhi ujwayele ukwenza izinto ezifana nale. |
Subsets and Splits
No community queries yet
The top public SQL queries from the community will appear here once available.