input
stringlengths
1
130k
Uthe naye wambuleka amehlo ngesikhathi kushona unina eselwe nomdlavuza iminyaka engu-11, okuyilapho anquma khona ukushumayela ukubaluleka kokuzivocavoca nokuhlolelwa lesi sifo ukuze uzazi kusenesikhathi ukuthi umiphi.
Uthe naye washayelwa ucingo watshelwa ukuthi umfowabo
Uthe naye wayibona iselula ngenkathi esendaweni yesigameko kodwa akayithintanga ngoba icala lase lidluliselwa kuNadasen.
Uthe nayo le yokuthi awame emsebenzini ayikho emandleni eqembu kodwa kusuke sekumele kulandelwe imithetho kahulumeni hhayi eyenhlangano.
Uthe nazo wazenza ngoba enzela abazali bakhe abebengayethembi indaba yokulingisa ukuthi angaphila ngakho.
Uthe necala lomfundisi waseNigeria uTimothy Omotoso lizobuyela enkantolo ngo-Ephreli 16.
Uthe neFast and Furious ebizodedelwa ngoMeyi ngeke isakhonjiswa kulo nyaka kodwa izoze idedelwe ngozayo.
Uthe ne-Independent Police Investigative Directorate (Ipid), ayisizi ngoba amacala cishe angu-95% eminyakeni eyisikhombisa edlule aze avalwe engazange axazululwe.
Uthe nekhansela lakule ndawo lalizoba yingxenye yawo lowo mhlangano.
Uthe nemali ewu-R350 billion ekweletwa yi-Eskom inesiqiniseko sikahulumeni, sokuthi uma le nkampani ihluleka wukukhokha wuyena ozoyitakula.
Uthe nemboni yenkukhu bayayiseka kwazise bamise ukudilizwa kwabantu kwabawu-54 000 kanti kuzokwehliswa nenhlawulo ekhokhwa ngabakhiqiza izinkukhu.
Uthe neMcLaw Promotions iyasebenza kodwa akathandi ukudalula amakhasimende akhe njengamanje kodwa uthe ubuye enze nemicimbi kahulumeni.
Uthe nemithi okumele isetshenziswe yingane yakhe kulandela lesi sigameko sokushaywa kwayo, iyabiza futhi isimgugise iphakethe njengoba esehlukane noR40 000 sekuhlangene nezindleko zesibhedlela.
Uthe neMoja Love izoba nomnikelo ezowenza emindenini.
Uthe ne-national minimum wage ewuR3 321.60 ayisizi ngoba iphelela kwizindleko zokugibela, ezikagesi ezizonyuka ngoR101.20 bese kuba wukudla. Ucele uhulumeni ukuthi anyuse isibonelelo sezingane okungenani sibe wuR585 ngenyanga, hhayi uR460 ngoba ukudla okunomsoco kwengane eyodwa kubiza uR710.75 ngenyanga.
Uthe nendaba yesikweletu sikahulumeni izoba seqhulwini njengoba imali ekhokhelwa lesi sikweletu isiya ku-15%.
Uthe nendaba yezemfundo iyinkinga edinga ukulungiswa njengoba kuminyene emakilasini othisha bengaqashiwe.
Uthe nendaba yezokuphepha yinto ebaluleke kakhulu ezikoleni.
Uthe nendaba yokuphepha kwabafundi ezikoleni ngenye yezinto abazobhekana nayo bengumnyango.
Uthe nendaba yokushoda kothisha usethole izikhalo ngayo, wathi uthisha oyedwa ugcina esefundisa abafundi abaningi.
Uthe nendaba yokuthi kumele kusungulwe isikhungo soMbuso esikhiqiza amaphilisi nemithi akuyona into entsha ngoba nangesikhathi kuyiwa okhethweni lukazwelonke lwango-2014 ngenye yezinto eyayiseqhulwini.
Uthe nendaba yokuthi uzowudedela nini umbiko weDigital Vibes, othinta uNgqongqoshe wezempilo osamisiwe uDkt Zweli Mkhize njengoba esewutholile kwi-SIU, uthe uRamaphosa ozonquma ukuthi uwukhipha nini.
Uthe nendawo kaMazet (Dawn Thandeka King), ozolokhu emlandela njalo uSharon (Lindiwe Ndlovu) owabulala umuntu asondelene naye, izoqhubeka nokudonsa amehlo abantu.
Uthe nendlela yokudlala eqenjini lakhe akayixwayi ngoba uzibona njengomdlali okwazi ukudlala ezindaweni ezehlukene.
Uthe nengane kaMandisa ayikaze iyithole imali, wathi akazi ngekaKelly ngoba abaxhumani naye.
Uthe nenhlabathi akumele ithelwe ibe yizindunduma kodwa kumele ithelwe kahle emaceleni ilingane kahle.
Uthe nenkampani asebenze nayo, i-Open Mic Productions, yenze umsebenzi omuhle engomeni.
Uthe nenombolo kaWhatsApp lapho abantu bethumela khona imininingwane yabo seyiqala ukuba nenkinga ngoba baganga ngayo bathumela imiyalezo yokudlala engaphathelene nokufuna usizo.
Uthe nePhalamende kufanele lifune isisombululo ekuqedeni imibhikisho enodlame.
Uthe nephini lokuqala likanobhala jikelele uMnuz Solly Mapaila, layicacisa lento yomnikelo emphakathini.
Uthe nephupho lakhe lokuba yintatheli ngelinye ilanga, lashabalala kanjalo.
Uthe neqembu selihamba lijeqeza ngoba alazi ukuthi isukaphi impi futhi balicabangela ini nalo.
Uthe neRandi liqhuba kahle kulezi zinsuku uma liqhathaniswa nemali yakwamanye amazwe okusho ukuthi iNingizimu Afrika ayichithi imali eningi uma ithenga impahla kwamanye amazwe.
Uthe nesibhedlela besizama ngazo zonke izindlela ukuthi udaba lungaputshuki njengoba sekuthathe izinsuku ezimbili abomndeni waso bengazange bafike bazosibona.
Uthe nesitebele angaphansi kwaso i-Assali Music sibe nesivumelwano sokusebenzisa le ngoma kulo mkhankaso.
Uthe nesoka abhale ngalo encwadini belingakaveli emndenini ukuzochaza ngokwenzeka phakathi kwabo.
Uthe nezikole ezingu-3,300 osekutholakele ukuthi zidinga amanzi nokuphuculwa kulesi sifundazwe, akumele zivulwe zingakahlinzekwa ngezidingo ezifanele.
Uthe nezindlu zangasese azikho esimeni wathi bajube ithimba le nyunyana elibheke isimo kule ndawo.
Uthe nezingane ezincane ezibone laba abane zizodinga ukwelulekwa ngokwengqondo ngoba isimo besihlasimulisa umzimba.
Uthe nezingoma azinikiwe nazikhethile uma ecula, abantu yizona abazomazi ngazo uma eseqhubeka ecula.
Uthe nezinombolo ezibizwa ngama-motor trade number licences aphelelwe yisikhathi, nawo azothola ushwele wezinyanga eziyisithupha kusukela ngosuku okumenyezelwe ngawo lo shwele.
Uthe nezinye ziyabika ukuthi zizovala izinsukwana ukuze zihlanzwe bese ziphinde zivulwe.
Uthe nezivakashi zaseChina nezase-Europe, USA namanye amazwe zidinga ukunakekelwa hhayi ukuthi zebelwe impahla noma zilinyazwe.
Uthe ngabafike emuva kwalesi sikhathi abangajikiswa.
Uthe ngabaseshi okumele baphenye imbangela mayelana nalesi sigameko.
Uthe ngabe bakude kakhulu nemigubho yabo ukube akubanga khona izingqinamba ezahlukene ezibaphazamisile.
Uthe ngabe igcagcele esokeni uma indodakazi yakhe ingase ithole uxhaso ngoba bavele badonsa kanzima ekhaya.
Uthe ngabe iphupho lakhe leminyaka lokuzimela emculweni alifezekanga ukube abazange bamsize abantu abasebenza ngomculo. Phakathi kwabantu asebenze nabo kubalwa uNhlanhla Gumede odidiyele le ngoma, Nkululeko Lord Jazz Sithole wesitebele somculo iSoul Sunshine. Ephetha uthe isifiso sakhe esikhulu ukukhula namaHotella Queens aphinde akhiphe i-albhamu ephelele ethi yena ngokusebenza nabaculi asebezakhele igama.
Uthe ngabe kungcono ukube bamazisile ukuthi akasadingeki. Inhloko yezamaPaki, ezokuNgcebeleka namaSiko kuMasipala weTheku, uThembinkosi Ngcobo, ithe ngokwazi kwayo uThinah usekhona.
Uthe ngabesilisa okwathiwa benza lo mkhuba, wathi nabasuke befuna umsebenzi baye bafunwe ucansi ngabaphethe ukuze baqashwe.
Uthe ngabe uyezwa ukuthi uhulumeni ubanike isikhathi wathi emuva kwesikhathi esithile kumele bebe sebeqedile ukudayisa hhayi ukuthi avele athi abavale engabaxwayisanga.
Uthe ngabo-3 ntambama, sekudlule amahora amane, wanaka ukuthi udadewabo akasaphefumuli
Uthe ngabo-5 ekuseni ngoMgqibelo onogada ababili abebematasa nomsebenzi wabo badutshulwe ngabalisa abangabazi.
Uthe ngabo-8.30 ngoLwesibili ebusuku umufi udutshulwe ngabalisa abangaziwa esemzini wakhe.
: Uthenga i-6 yokuqala kuzwele, eyesbili suke seku ndikindiki.
Uthe ngakho-ke, leli yithuba okufanele alisebenzise ngempela alibambe ngazo zombili ngoba unakho konke okudingekayo kunozinti wesimanje kuphela nje akabe nenhliziyo yebhubesi alilwele ijezi, akwenze kube nzima kunozinti osebhentshini ukumphuca ijezi.
Uthe ngakusasa amaphoyisa akhahlela umnyango wakwakhe abopha uThemba engagqokile emfuna abangani bakhe.
Uthe ngakusasa ebusuku babuyile lapho kuhlala khona umfowabo (umgilwa) bashaya isicabha bangena, bamdubula phambi kwezingane zakhe.
Uthe ngakusasa kufike iphoyisa selihamba noFaith lafike lasayinisa uManqele incwadi emxwayisa ngokusondela kuFaith nembizela enkantolo ngoDisemba.
Uthe ngakusasa (ngoLwesibili), isoka ahlala nalo livuke lahlaba umkhosi, licela ukufuniswa yena nengane yabo ngoba bengabuyanga ekhaya nokuyilapho umphakathi uphume inqina. Kuthiwa isidumbu sakhe sitholwe sidindilize ehlathini emini, sinamanxeba okugwazwa, eceleni kwaso kukhona indodana yakhe izidlalela, ingazi nokuthi lidumephi.
Uthe ngakusasa wafonelwa nguNkk Myeni ngo-2 ekuseni ediniwe, emsola ngokuthi uphoxe izwe, nomengameli uqobo.
Uthe ngakusasa watshelwa ukuthi unkosikazi wakhe uzodluliselwa eCity Hospital, ngoba wayesetshengisa ukwelulama.
Uthe ngale albhamu ukhuthaza abaholi ukuthi babe nolimi oluqondile, kungabi yibo abaxabanisa abantu ngezinto abazishoyo. Omunye wabahleli bomcimbi ongumsakazi weNtokozo FM uLindo Khumalo, uthe lo mcimbi uzobe ubophele kakhulu amaciko azinze eThekwini okubalwa kuwo uGadla, iThwasa leKhansela, uMalahle namanye.
Uthe ngalelo sonto wabambeka kakhulu kwaze kwathi ngoLwesihlanu wahlolelwa iCovid-19 kodwa imiphumela yabuya ngoMsombuluko ithi akanalo igciwane. Uthe kwaqhubeka  ukugula, kungasaphefumuleki kangangoba waze waquleka. "Kunobunye ubusuku lapho ngacela khona umkami ukuba angigade ngingalali ngoba ngisaba ukuthi ngizolala, ngingabe ngisaphaphama."
Uthe ngale mali okuzotakulwa ngayo le nkampani, izosebenza njengoba kuzoba nezinhlelo ezifana nokuqokwa kwebhodi lesikhashana, ukuqokwa kwezikhulu eziphezulu ezizobamba, ukukhokhela isikweletu esidala, ukusheshisa izinhlelo zokusungula inkampani entsha yezindiza okumele kwenzeke ngonyaka ozayo.
Uthe ngale mishini emisha banesiqinisekiso sokuthi wonke umuntu ovotile uhlala kuleyo ndawo. Kanjalo nalabo abazame ukuvota kabili uthe le mishini ikwazile ukubavimba.
Uthe ngale mpumelelo yohlelo sebesungule iqembu iLove Movement ngokubamisana nezinye izinkakha zabasakazi okungoWilson Nkosi owenza i-State of the Entertainment Address kusuka ngo-9 kuya kuya-12 emini, uSentle Lehoko owenza i-The Romantic Repertoire phakathi kuka-3 no-6 ntambama noMo G ongena ngo-6 kuya ku-9 ebusuku.
Uthe ngale ngoma ubeqala ukuba nengoma ephelele. Ekuqaleni ubejwayele ukulingisela abaculi abadumile ezingomeni zabo.
Uthe ngale ngoma ugqugquzela abantu besifazane ukuba bazithande, bazinakekele futhi bahlanzeke ukuze nabo bathandwe.
Uthe ngale nkantolo, bonke ababalekela ukukhokha imali yesondlo bazotholakala futhi kwenziwe ubulungiswa. Ngale nkantolo, umnyango uthi uzokwazi ukulwa nodlame olubhekiswe kwabesifazane nasezinganeni.
Uthe ngale nyanga yabesifazane bahlose ukuhambela yonke imindeni yabashonelwa yizihlobo zabo ePhoenix ngaphandle kokubheka ukuthi loyo muntu ukuliphi iqembu lezepolitiki.
Uthe ngalesi sikhangiso uyathemba baningi abazobona iSouth Afrika ikakhulukazi iTheku liyindawo okumele bayivakashele.
Uthe ngalesi sikhathi, umfundi ubesevele elele phansi, wamsiza emphefumulisa futhi emkhuthaza ukuthi aphushe, ingane yaphumela ezandleni zakhe.
Uthe ngalesi sikhathi ziningi izikhalo abazithola emaqenjini ahlukene.
Uthe ngaleso sikhathi abashayeli bamaloli babeyinyama. Wabuye wathenga itekisi nayo ezishayelela. Esebuyela eDonnybrook ngokomsebenzi, wathola ukuthi kunepulazi elidayiswayo ngoR1.2 million, wayofesa ngayo yonke imali abeseyibekile ematekisini.
Uthe ngaleso sikhathi u-Anele wayeseqalile ukusabisa ngokuthi uzozibulala. Uthe wathinta i-reception yehhotela ukuze athole usizo konogada, ngemuva kwalokho wayengasafuni ukuba kule ndawo ngakho waya ethoyilethe. Uthe uma esephuma ethoyilethe wayesengekho egumbini labo u-Anele.
Uthe ngaleso sikhathi uyise wayesembuthweni wamaphoyisa, wagcine ekwazile ukumbona wakhuluma naye.
Uthe ngaleso sikhathi wayenokhwantalala kanti wayephinde amshaye khona ekhulelwe.
Uthe ngaleso sizathu yingakho bengabhekile umgadli wakuleli ngoba akukho okusha azofika nakho, okudlula okwenziwa nguNtuli.
Uthe ngalokho kumele abantu baqonde ukuthi akuliwa nabo kodwa kusetshenziswa umthetho.
Uthe ngalokho kumele abasebenzela uhulumeni nosopolitiki badedele amalungu omphakathi ajwayelekile ukuba afake izicelo zemisebenzi kuhulumeni, bangasebenzisi ulwazi abanalo ukunikeza abangani babo nezihlobo imisebenzi kahulumeni.
Uthe ngalokhu kuzokwenza ukuba abashona bangaphinde bakhohlakale.
Uthe ngalolo suku kwakuwumcimbi wokulungiselela uMkhosi weLembe.
Uthe ngalolu hlelo abafuni ukubathela ngehlazo abantu abazobonakala kulona kodwa ingoba bafuna ukusiza, abantu abanezinhliziyo ezibuhlungu.
Uthe ngalolu hlelo akazile ukuzoncintisana nabasakazi abanamava ngoba yena akakwazi ukusakaza futhi akasiye umsakazi, nokucofa amabhathini afanele estudio usazokufunda.
Uthe ngalolu hlelo bazosebenzisa uR66 million.
Uthe ngalolu hlelo olusha bafuna abadayisayo baqoqeke, bangabi uvanzi.
Uthe ngalolu ohlelo uMnyango wezeMfundo uzokonga imali ngoba ukuthutha amanzi ngamaloli kudla imali eningi.
Uthe ngalolu suku kumele kukhunjulwe iqhaza elabanjwa amakhosi emzabalazweni wezwe.
Uthe ngalo mcimbi bazophinde balwisane nokuhlukunyezwa kwabantu besifazane nezingane.
Uthe ngalo mdlalo ufuna ukubona inqubekela phambili kulokhu akubone bedlala kwiCyprus Cup ngoMashi. Kulo mqhudelwano iBanyana ibuye ingazange inqobe nowodwa umdlalo kwemine.
Uthe ngalo mkhankaso wabo bafisa ukuthi ungqongqoshe wezezimali kuleli le ntela ayifake kwibhajethi yalo nyaka kodwa uyazi ukuthi kungenzeka kungenzeki ngoba kuningi okubhekwayo.
Uthe ngalo mkhankaso wokuqoqa imali eyakhishwa ngesinxele bafuna ukuvundulula izinkampani ezaholela izipoki, ezaholela abasebenzi imali engaphelele nalezo ezingazange zibaholele nhlobo imali abasebenzi.
Uthe ngamadoda okumele abesekhaleni le mpi elwa nokuhlukunyezwa kwabesifazane nezingane ngoba iiwona akwenzayo.
Uthe ngaphambi kokuba baqale lezi zithangami, wawabhalela wonke amaqembu ezombusazwe amelwe ePhalamende ewazisa ngezinsuku nezikhathi zezithangami.
Uthe ngaphambi kokuba siqedwe lesi sabelo, babevele sebenxusile ukuthi siqhubeke ngoba abantu bayasidinga.
Uthe ngaphambi kokudedelwa kwesidumbu emakhazeni, akubekhona ilungu elilodwa lomndeni elizogqokiswa izimpahla zokuzivikela kwiCovid-19, bese lihlonza isidumbu selungu lawo.
Uthe ngaphambi kokufika kweCorona bekuvele kunenkinga yabafundi abashiyayo wathi iNingizimu Afrika inomlando othi uma abafundi abayisigidi beqala kaGrade 1, ngu-600 000 kuphela ofika ka-matric.
Uthe ngaphambi kokuthi ame endaweni lapho abizwe khona uqale ahlolisise isibalo sabantu abame endaweni avumelene ngayo nomgibeli ombizile.
Uthe ngaphambi kokuthi anqobe iPowerball bebephila ngokupatanisa nomndeni wakhe.