input
stringlengths
1
130k
Uthe nalabo somabhizinisi abanama-generator kuyabiza uma sekudingeka bawasebenzise ngoba udizili uyabiza uma uqhathanisa nogesi.
Uthe nalapbo wayichitha induna wathi yena akakwazi lokho futhi akahlangene nendaba yezibhamu.
Uthe nalapho ubebuza ngoba ezwela abanye othisha abagibela itekisi.
Uthe nalezi zingozi ezingaka ezisemgwaqweni ikakhulukazi ezidalwa amatekisi kumele zinqandwe.
Uthe nalokho useke wakuzwa futhi akanankinga nakho ngoba ungumlandeli womculo kamaskandi. Uthe umculi amthandayo angakujabulela ukucula naye ngelinye ilanga uKhuzani.
Uthe nalokhu kuzothatha isikhathi ngoba kudingeka ubufakazi obuqinile uma unina wengane esaphila kodwa engatholakali. Uveze ukuthi kungadingeka incwadi yasesibhedlela uma benayo imininingwane yayo, okungaphoqeleka ngisho ulibofuzo uma kudingeka isitifkiteki sishaywe uyise wengane. Ucingo okuthiwe olukanina wengane belungangeni ngesikhathi iphephandaba lizama ukumthinta.
Uthe nalolu daba baluzwe kwabezindaba futhi bayaphikisana nalo.
Uthe nalona omunye wesifazane wakhala ngokuthi udlwengulwe owesilisa owayethi uyamphelezela evakashele umngani wakhe. Naye kuthiwa uphucwe iselula wadlwengulwa. Uthe akukakaqinisekiswa ukuthi abasolwa kulesi sigameko ngumuntu oyedwa odlwengule lona wesifazane ngeSonto.
Uthe nalowo obenguSotswebhu uMnuz Jackson Mthembu uzoya kwesinye isikhundla.
Uthe namanje abakholwa ukuthi sekuphele unyaka uNcwane ashona. “Ngemuva kokulalela zonke izingoma azishiyela abalandeli bakhe, leli culo yilona esibone ukuthi likhuluma ngqo ngesimo esikuso njengamanje.”
Uthe namanje akakakholwa ukuthi nguye odle umhlanganiso. “UNkulunkulu ukhombisile ngami ukuthi akehlulwa yilutho. Ngesikhathi ngibhala ingoma ngangingazi ukuthi izoduma kangaka futhi ijabulise izwe. Ngisadidekile nasemqondweni.”
Uthe namanje akakakholwa ukuthi umuntu wesilisa uvele wakwazi ukumbelethisa kalula nje kanjalo. Njengoba ethole umntwana wentombazane uthe ukhethe ukumqamba ukuthi nguNomcebo.
Uthe namanje akakholwa ukuthi umzukulu wakhe owahamba ekuseni emvalelise kamnandi akasekho.
Uthe namanje ayikanqotshwa impi yokuthi abantu bavume ukubheka uhlelo lokulothiswa ukugwema inkinga yokugcwala kwezindawo zokungcwaba. Uthe inhloso yengqungquthela wukufundisa umphakathi ngezinye izindlela zokungcwaba.
Uthe namanje baningi abanye abasazojoyina kuseyisiqalo lesi.
Uthe namanje basafuna umnyango ungenelele ngoba babhekene nengwadla.
Uthe namanje basazibuza ukuthi yini eqale umlilo ngoba uma bebheka izintambo zikagesi akukho okukhombisa ukuthi ugesi ube nomthelela.
Uthe namanje into ayicelayo wukuthi noma ngubani onolwazi ngokwenzeka noma owambona, asize ukuze kugcine kuvelile ukuthi kwenzekani ngendodana yakhe.
Uthe namanje izingxoxo bezisaqhubeka njengoba amanye amalungu omndeni abesazama ukukhuluma nonina wengane kaMcobothi.
Uthe namanje kusathusa ukuthi abantu abasha yibona abaseyisibalo esikhulu njengoba lihaqe kakhulu abaneminyaka esukela ku-15 kuya ku-24.
Uthe namanje kuselukhuni kuyena ukwamukela ukuthi uSiza akasekho emhlabeni. Nosakaze noSiza kwiZwi Lomzansi, uCindy Halfpynt Shezi, uthe uSiza ubeyintokazi ekhululekile, enothando nokuxhumaneka kalula nayo ngisho nomuntu ebingamazi.
Uthe namanje njengoba isiphothuliwe babheke ukuqasha inqwaba yabantu bendawo ukuze babathuthukise ngokwamakhono.
Uthe namanje ubona ukuthi kwaba yisinyathelo esihle leso ngoba akufanele uma udaba lusenkantolo kube khona abahamba belukhuluma noma kuphi.
Uthe namanje umndeni usakhungathekile ukuthi ngempela yini eyadala ukuthi indodakazi yawo ize ibulawe ngesihluku esinje.
Uthe namanje uMntwana usazoxhumana nomndeni ezwe izikhalo zawo ngokwenzekayo.
Uthe namanje usacasukile ngendlela aphuma ngayo emsakazweni kodwa uyohlala elubonga njalo Ukhozi FM ngokumthatha lumenze umuntu.
Uthe namanje usadidekile ukuthi umzukulu wakhe udubuleke kanjani ngoba isitatimende asithole emaphoyiseni asifani naleso esishiwo wuNksz Ngcongo.
Uthe namaphoyisa afikile amphonsa imibuzo, wawachazela ukuthi akazi lutho, ahamba futhi.
Uthe namaphoyisa angofakazi bokuthi babengaphethe mabhomu noma amatshe okwakungaze kuthiwe bangadala ingozi.
Uthe namhlanje bazoba nomhlangano neWorld Health Organisation ukuyazisa ngokutholakala kwaleli gciwane elisha.
Uthe namhlanje bazohlangana futhi, wathi abakahambi.
Uthe namhlanje bazoya enkantolo bayobhekana namacala ababekwe wona.
Uthe namhlanje (izolo) balindele izimpendulo ezinhle ngesikhalazo sabo. Amazwi afanayo ashiwo ngowesifunda, iNgaka Modiri, eMolema, e- Mahikeng.
Uthe namhlanje (izolo) bekungasebenzeki kubasebenzi baze babiza izinceku ukuba zizokhuleka.
Uthe namhlanje leli qembu selidumaze abaningi ababecabanga ukuthi ngeke lihlanganise le minyaka eseliyiqedile likhona.
Uthe namhlanje nakusasa abafundi abazobuyela ezikoleni uGrade R, 1, 6, 10 no-11. NgoLwesithathu noLwesine kuzobuyela uGrade 2, 5, 8 no-9. NgoLwesihlanu kubuyele uGrade 3, 4 10 no-11 ngoba esikoleni kumele kube no-50% wabafundi.
Uthe namhlanje useyakwazi ukukhuluma ngalesi simo ngoba kwathi esezwile ngaso etshelwa unina eseneminyaka eyisikhombisa wasamukela nakuba kwakunzima.
Uthe namhlanje uzohlangana nezigungu ezilawula izikole ePhoenix ukuze ezwe ngezingqinamba nezinkinga ezikhona.
Uthe namhlanje uzokhipha isinqumo ngesikhalazo sokuthi umholi we-EFF uMnuz Julius Malema uthuke uSteenhuisen.
Uthe namhlanje uzosika ikhekhe lokugubha iminyaka ewu-107 ye-ANC Ohlange ekhaya likaMengameli wokuqala we-ANC.
Uthe namuhla abafundi bazosayina isibopho sokuthi bazoziphatha kahle, ngeke bazibandakanye nezinto ezingavumelekile njengoba sekubhalwa.
Uthe namuhla amazinga okushisa eThekwini azoba u-28º, kusasa u-27º. EMgungundlovu u-29º, kusasa u-27º, Richards Bay u-30º, kusasa u-31º kuthi eMargate abe u-26º namuhla kusasa abewu-25º.
Uthe namuhla bazoba senkantolo ukumeseka ngoba bakholwa ukuthi uboshelwa amanqina enyathi
Uthe namuhla bonke abafundi bazobuyela esikoleni.
Uthe namuhla ngabo 11:43 babizelwe endaweni yesigameko ekuN3 ohlangothini olubheke eGoli.
Uthe nangaphandle kwalokho ufuna ukuzisebenza yena kuqala ngaphambi kokuzibophezela ngezothando.
Uthe nangesikhathi esengaphandle kwasejele wayevele evota futhi uzoqhubeka avotele iqembu lakhe ayevele elivotela.
Uthe nangesikhathi esohlelweni lukaPearl Modiadie iZaziwa nyakenye ebuzwa ukuthi iyiphi indawo anesifiso sokuyilingisa, wakubeka kwacaca ukuthi ngekaBrenda.
Uthe, nangesikhathi ezisola ukuthi ukhulelwe ecela imali yokuya kudokotela kuMankayi ukuze aqinisekise lokhu wamushaya indiva. Uthe watshela umngani wakhe uLiziwe ngalokhu base beqhamuka netulo lokuthi babulale indodana kaMankayi uNjabulo ukuze bamzwise ubuhlungu.
Uthe nangesikhathi kunokungaboni ngasolinye phakathi kwabokufika nabakuleli, uLanga wangena phakathi kwabo elamula, engasiphethe isikhali ngoba ubewumuntu othanda uxolo.
Uthe nangesikhathi sekufanele uButhelezi ambuyisele imali ubengasatholakali waze wagcina eselokhu emlandela ehhovisi lakhe eliseThekwini.
Uthe nango-2004, umyeni wakhe wake wadutshulwa kodwa wasinda.
Uthe nangonyaka odlule balukhulumile lolu daba, bangayithola impendulo. Banqume ukuthi basivale isikole nonyaka ukuze kulungiswe inkinga.
Uthe nanoma ngubani oyotholakala ephambana nomthetho wokuziphatha ezikoleni, kuyobhekanwa naye ngokulandela umthetho olawula ukuziphatha ezikoleni eNingizimu Afrika.
Uthe naphambilini bayile enkantolo yanquma ukuthi ingqungquthela ibe khona ngoJuni kodwa yaphazamiseka ngemuva kokuthi kube khona amalungu enhlangano asabisa ngenkantolo.
Uthe naphezu kwalokhu usazoqhubeka nokukhipha umculo omusha.
Uthe nase-Eastern Cape basazogasela nakhona bayokwenza uphenyo njengoba kusoleka neminyango kahulumeni eyahlukene ngenkohlakalo kumasipala i-OR Tambo.
Uthe nasekuqaleni vele sasingekho isidingo sokuthi kumiswe ukukhonza kwebandla likaNkulunkulu.
Uthe nasekuseni ngenkathi elungiselela ukuzovota, akuzange kuvume ukuthi adle.
Uthe nasemakhaya umlilo uyaqashwa ukuqinisekisa ukuphepha kwezingane ngoba kuyaziwa ukuthi ziyathanda ukudlala ngawo, Imiphumela yophenyo uthe yiyo ezobahola ukuthi bathathe izinyathelo ezifanele.
Uthe nasemandulo kunamadoda kaNkulunkulu ayenenqwaba yezancinza.
Uthe nasemndenini uMphostoli nonina abasanambithiseki kangangoba baze babizelwa emhlanganweni ngoLwesihlanu ukuba bahlukane nale nkolo.
Uthe nasemndenini wakhe sebeyalulalela Ukhozi. Uveze ukuthi isithandwa sakhe sasikhala ngomsindo ebusuku ngoba ulala evule umsakazo.
Uthe nasemphakathini uphinde wasiza ngokulungisa umgwaqo obekunzima ukuhamba kuyo nasebenzise umshini yakhe ukuyenza ibe sesimweni esingcono.
Uthe nasemsakazweni izinto zimhambela kahle njengoba ngempelasonto ehlabane ngendondo yakhe yokuqala emiklomelweni ama-Independent National Gospel Music Awards. Uthole indondo yeBest Gospel Presenter ngohlelo Ulibo Lokuqala.
Uthe nasemsebenzini bebelinde isinqumo senkantolo ngoba abahambisani nokuhlukunyezwa kwabantu besifazane.
Uthe naseMsinga kwakunezinhlelo zokuthi kube nesikole esifuze lesi esasizofaka zonke izinto njengoba kwakuzohlanganyela yonke iminyango kahulumeni njengoba kwenzeka eNdumo kodwa akazi lolu hlelo lwaphelelaphi ngoba waxoshwa njengoNdunankulu.
Uthe naseProtea Hotel wagcina ethathe isinqumo sokuyeka ngenxa yokulingisa, waze waya eGoli.
Uthe nasesitimeleni budlangile ubugebengu, abantu babanjwa inkunzi bese bekhishwa ngamawindi isitimela sihamba.
Uthe nasesitolo ubesebenzisa ikhadi uma ethenga engawuphathi ukheshi ngesandla.
Uthe nasezindaweni ezithile e-Europe, kuye kwaphoqeleka ukuthi kushaywe imithetho eqinile kulandela “ukuhlasela kabusha” kweCovid-19.
Uthe nasohlelweni lukaZodwa, abantu basazoqhubeka nokumangazwa yiziqephu zakhe ezishiya ababukeli bethokozile.
Uthe naye akaneme neze ngokuthi imigwaqo eminingi eNquthu iwubhuqu ngoba ibulala izimoto okuhlanganisa neyakhe.
Uthe naye akazi wayewiswe yini. Ekhasini lakhe leTwitter uthe akabuthinti ngisho notshwala.
“Uthe naye anganginika umsebenzi wokwenza ingadi kwakhe ngathi kulungile ngingamenzela. Bengingazi ukuthi yena usezokubuka ngenye indlela lokho,” kuphetha uNtencane.
Uthe naye kube yinkinga ukukhulisa izingane zakhe kulesi sigaba ngoba wakhula ngezikhathi zakudala.
Uthe naye kuthe esexakekile eyedwa wabiza unogada wayovusa abahlengikazi, asola ukuthi bebelele ebusuku.
Uthe naye ngeke azibeke ngaphandle kulaba ababekwa icala.
Uthe naye njengoba esenesitebele sakhe iMajesty Records ufuna ukusiza intsha emnyama enamakhono.
Uthe naye njengoba sekukhona akufundile endimeni yokulingisa umatasa ubhala awakhe amafilimu azosebenza kuwo maduze.
Uthe naye ubalandelile wayobabheka kodwa onogada basesibhedlela bathi abakafiki.
Uthe naye ubemlandela iminyaka eminingi ngoba ebona ithalente kodwa engazi ukuthi akanawo umuzi.
Uthe naye ubenayo inkinga yokhwantalala oludalwe ukukhula engenabazali nokuthwala kanzima efuna ukufeza iphupho lakhe lokuba ngumculi ovelele.
“Uthe naye ubeze ezofuna usizo lokwelashwa kanti uzojika afune ukumsebenzisa ngale ndlela engalungile. Uthe akafunanga ukunqaba ngoba ebona ukuthi naye uzoba senkingeni kodwa wafike wangitshela ukuthi uthunywe ukuthi akazongibulala.
Uthe naye udidekile ngalesi sigameko njengoba sekunezigameko eziningi zokubulawa kwabantu eMgungundlovu.
Uthe naye uDuncan ubefuna ukusebenza noZakwe baphinde babuyela estudyo benza izingoma ezimbili.
Uthe naye uhlalele ovalweni njengoba umsolwa esagcwele amathafa ngoba lesi sigameko senzeke phambi kwakhe nezingane ezincane okukhona kuzo nengane kaNksz Mbongo nomsolwa.
Uthe naye ungumhlali wakhona eTafuleni futhi eduze kwakwakhe likhona ithoyilethi elingumahamba nendlwana.
Uthe naye ungumzali wengane efunda kuso isikole ngakho naye ukhathazekile ukuthi kunothisha abangafuni ukufundisa bese behubhuza amanga bethi ubasabisile.
Uthe naye useke wezwa ukuthi isidayisa emgwaqweni kodwa ngebhadi ubengakahlangani nabayidayisayo.
Uthe naye ushayekile njengoba kwake kwaba khona isikhathi la ayengahambi khona kodwa manje sekungcono njengoba kukhona amazwe asebuyele esimweni esejwayelekile.
Uthe naye uthole ngoba sekwenzeke isehlakalo ukuthi beyihlukumezeka.
Uthe naye uthole ukulimala njengoba ebezama ukulamula impi angayazi ukuthi idalwe yini.
Uthe naye uyafuna ukuhlangana noNgqongqoshe wezeMfundo KwaZulu-Natal amchazele ngale nkinga.
Uthe naye uyafuna ukukhula ekusakazeni aye nakwezinye iziteshi ukuze afunde izinto ezehlukene.
Uthe naye uyakholelwa ekutheni uneziqu ezifanele, futhi udlula inqwaba yabaqeqeshi kuleli.
Uthe naye uzowavulela icala amaphoyisa omkhandlu athe adicilele phansi isithunzi sakhe ngokumbeka phansi ngendluzula ngaphambi kokumphonsa evenini ekubeni efike ezokwenza umsebenzi wakhe.
Uthe naye uZuma uzobe efuna ukukhombisa ukuthi umsebenzi wakhe uwenze kahle wokugqugquzela ukubambana kwamalungu ale nhlangano njengoba imsebenzisa ukuthi enze kanjalo.
Uthe naye waba yisisulu salaba ababedala uqhekeko.
Uthe naye wakholwa yilokho ngoba ezitshela ukuthi ngempela abantu bakubo abangasekho.