input
stringlengths
1
130k
Uthe ngaphambi kokuthi ayohlala KwaMashu wayehlala eMkhumbane kodwa basuswa kabuhlungu balethwa KwaMashu, bakhelwa izindlu zamapulangwe abathi uma bekhishwa kuzo bafakwa ku-4 room owawuhlala imindeni emibili, kule mizi manje sekuyisesigcemeni sakwa L.
Uthe ngaphambi kokuthi babuyele kule ndawo baye emahhovisi ezemihlaba eMgungundlovu okuyibona abanqume ukuthi leso siqeshana sendawo singaphansi kwenkosi uMaphumulo.
Uthe ngaphambi kokuthi kulawulwe amandla oMbuso, kuqalwe ngawe-African National Congress (ANC).
Uthe ngaphambi kokuthi kuthengelwe izingane amaTablet kumele kuqinisekiswe ukuthi othisha banawo yini amakhompyutha futhi baqeqeshekile ukuwasebenzisa.
Uthe ngaphambi kokuthi kwenzeke lesi sigameko bekuke kwakhona izinsongo abezithola kwabathile abahlala endaweni abebemsola ngokuthakatha.
Uthe ngaphambi kokuthi uMnyango wezeMfundo ukhiphe isibonelelo sokufundisa emakhaya uyaye wenze ucwaningo lokubheka ukuthi indawo ikude kangakanani, nokuthi kufanele yini abafundisa kuyo bathole isibonelelo.
Uthe ngaphambi kokuthi umsolwa afike, ubeke wakhuluma noNksz Mbongo ocingweni - bexabana.
Uthe ngaphambi kokuthi umuntu ahlolwe, kuzoqala labo abaqaphe izimpawu ukuthi bambuze imibuzo mayelana nezimpawu zokugula anazo nanokuthi useke wasondelana yini nomuntu onegciwane uma kutholakala ukuthi akanazo izimpawu futhi akakaze asondelane nonegciwane, ngeke ahlolwe kodwa uma kukhona okukodwa kwalokhu anakho bazobe sebemdlulisela kwabahlolayo.
Uthe ngaphambi kokuthi unina ashone wamtshela ukuthi waphikwa uyise.
Uthe ngaphambi kwalesi sigameko wake wayikhuza intombi yakhe ngezenzo zayo ezimbi, wathembisa nokuthi ngelinye ilanga uyoyishaya ayibulale.
Uthe ngaphambilini, bake bathwala kanzima kubhekene izigodi ezimbili, esaseBhobhoyi nesakwaCwembe.
Uthe ngaphandle kokuba ngumlingisi uphinde aqeqeshe abazivocavocayo ejimini.
Uthe ngaphandle kokuba ngungqongqoshe, undunankulu wamqoka ukuthi abe ngusihlalo wophiko lwamadoda kulesi sifundazwe, iMen’s Forum.
Uthe ngaphandle kokuba wumculi usedidiyela umculo. Lokhu kumngenisela imali eningi. Uthe ayikho into ebabaluleke njengokutshala imali ebhizinisini, ukhohlwe wukuthi abantu bathini ngawe ngoba uma ungusaziwayo abantu bayohlezi benombono ngawe. Okwakho wukuthi ugxile kulokhu okufunayo, ungadidiswa ngabantu.
Uthe ngaphandle kokuba wumlimi, ubethanda nezinto ezithinta ezokusakaza.
Uthe ngaphandle kokuba wumlingisi usaqhubeka nokuphatha izinhlelo emicimbini asuke emenywe kuyona kodwa isikhathi esiningi usichitha ekubeni wumlingisi.
Uthe ngaphandle kokuba yintombi, ukhule efundisekile ngemithetho yasendlunkulu futhi neSilo besazi ukuthi uma simthuma umyalezo ezintombini, uzofika ngendlela esifisa uzwakale ngayo.
Uthe ngaphandle kokugxila ekulingiseni nasemculweni ukhona njengoba kukhona akuphekayo nokuzophuma maduzane.
Uthe ngaphandle kokuhlela imashi uphinde wabhalela uSomlomo wePhalamende, uNkk Baleka Mbete, emcela ukuthi avule iPhalamende njengoba bevalile.
Uthe ngaphandle kokuhlukunyezwa, bazothola nezifo uma bengaziphethe kahle.
Uthe ngaphandle kokulingisa useqale ukusebenza njengomqondisi wemidlalo ukuze abe nenye into ayenzayo angathembeli entweni eyodwa.
Uthe ngaphandle kokunikeza abantu ukudla, bazobanikeza ukuphila ngokukamoya.
Uthe ngaphandle kokusiza abesifazane basemakhaya uphinde asize abantu besifazane abakuwo lo mkhakha abafuna ukuziqalela izinkampani zabo zokucwaninga amabhuku.
Uthe ngaphandle kokuthi uthisha ubenqena ukufundisa, ngenyanga edlule, kuthiwe uyagula inyanga yonke wangalubhada esikoleni kodwa abazange banikezwe uthisha ozobamba ukufundisa lesi sifundo. Kuthiwa uvele wabuya ngesonto eledlule esebanika inqwaba yamanothi ekubeni bese kusele isikhathi esincane ukuthi balungiselele ukubhala.
Uthe ngaphandle kokuthi uyokhangisa ngelebuli yakhe phesheya kwezilwandle, lokhu ukubone kungenye yezindlela zokuyoveza ikhono lase-Afrika khona.
Uthe ngaphandle kokuzivikela yena, ufuna ukuvikela umndeni wakhe nabanye abantu.
Uthe ngaphandle komshado, miningi iminyango avaleleka kuyo ngoba kusuke kudingeka unkosikazi wakhe okungunina obhalwe phansi nokwenza izinto ziphambane kakhulu.
Uthe ngaphandle kosizo lwezimali, bathola ukwesekwa nokulashwa ngokomqondo okwenza ukwazi ukubhekana nazo zonke izinselelo zezifundo.
Uthe, ngaphandle kwakhe, kunabantu ababili abahlala endlini eyisakhiwo esikhulu, ababili abahlala kamakhelwane kanye noyedwa ohlala emjondolo oseduze kwakhe. "Njengoba nibona kukhona nesitolo la egcekeni kanti nesango lihleli livuliwe. Baningi abantu abangena bephuma bezosebenzisa ithoyilethi, ngakho kunzima ukwazi ukuthi kungaba ubani unina wale ngane."
Uthe ngaphandle kwalesi sigameko, kunezinye zobugebengu ezimxakile endaweni.
Uthe ngaphandle kwalezi ezingu-11 esezixoshiwe kukhona nezinye ezine ezisengaphansi kohlelo lokushushiswa nazo, uphenyo oluthole ukuthi zenze okungafanele.
Uthe ngaphandle kwalokhu, bathwele kanzima ngoba kunothisha abathathu abangekho esikoleni emva kokuthola imiyalezo ebasabisayo.
Uthe ngaphandle kwalokhu, konke kuhambe kahle. Umcimbi uqale ngabo-3 ntambama waze waphela ngo-6 ekuseni.
Uthe ngaphandle kwalokhu umcimbi uhambe kahle kakhulu njengokwezinhlelo zakhe.
Uthe ngaphandle kwamathuba omsebenzi awu-55 645 adalwe yiJobs Fund ezweni jikelele, iphinde yavula namathuba okuqeqeshelwa umsebenzi awu-20 444.
Uthe ngaphandle kwaseKZN, akhona futhi amanye amaqabane akwezinye izifundazwe ikakhulukazi eGauteng nase-Eastern Cape akhuluma indaba yakhe.
Uthe ngaphandle kweCovid-19, ezinye zezizathu ezenza izingane ziyeke phakathi isikole kubalwa ukukhulelwa, izidakamizwa, ukuhlulwa yizifundo nezinye izizathu.
Uthe ngaphandle kwendaba yokusondelana noLt Ngobeni, esinye isono sakhe wumbango wesikhundla sikaColonel nomsebenzi wokuba ngumkhulumeli wamaphoyisa.
Uthe ngaphandle kwezinto ezithinta uxhaso lwesikhwama sezitshdeni, zikhona nezinto umkhakha wezemfundo ephakeme kuleli obhekene nazo ezidinga ukungenelela kukamengameli njengoba ezemfundo zithathwa njengomkhakha obalulekile kuhulumeni.
Uthe ngaphansi kwesigaba sesithathu sikathaqa, amahhotela, izindawo zokulala zizovumeleka ukuthi zamukele izivakashi lezo ezenza umsebenzi obalulekile nophuthumayo uma ziphethe izimvume zokusebenza.
Uthe ngaphansi kwezolimo, kuningi okwenziwayo okukhona phakathi kwakho ukwenza ucwaningo ngezilwane, yizitshalo nokuqhamuka nezindlela ezintsha zokukhulisa ibhizinisi emkhakheni wezolimo.
Uthe ngaphezu kobuhlungu bokushiywa yindodakazi uzwa iminjunju uma ebuka umzukulu wakhe onezinyanga eziwu-18, ozalwa umufi.
Uthe ngaphezu kwale mizamo yabo banxusa abazali ukuba bahambe phambili ngokugqugquzela izingane zabo ukuba zifunde.
Uthe ngaphezu kwalokho, iPhini likaNgqongqoshe uDkt Joe Phaahla, eselinesikhathi eside likhona kulo mnyango, lizomsiza uNgqongqoshe osabambile uNkk Mmamoloko Kubayi-Ngubane.
Uthe ngaphezu kwalokho ufuna ukuvikela omalokazana basemakhaya abalotsholwayo bese beyogana ngaphandle kokubhalisa umshado.
Uthe ngaphezu kwalokhu abokufika abazange baphathwe kahle sebeboshiwe.
Uthe ngaphezu kwalokhu, baphezu kwezinhlelo zokulekelela amabhizinisi amancane.
Uthe ngaphezu kwalokhu emahhovisi eCebolethu sebevele banezibulali magciwane zabafika bezocela usizo.
Uthe ngaphezu kwalokhu kabazi ukuthi bazofihla ngani njengoba bebengalindele ukubhekana nesimo esibehlele.
Uthe ngaphezu kwalokhu ukumiswa kokudayiswa kukwagwayi akusizi lutho ngoba abantu ababhemayo basaqhubeka nokubhema.
Uthe ngaphezu kwalokhu usola ukuthi amaphoyisa abe budedengu ngoba omunye ababemsola waziyisa emaphoyiseni kodwa wangaboshwa.
Uthe ngaphezulu kwalokhu kuzophinde kufakwe omunye u-R70 000 ngonyaka wokubhekelela izindawo zokupaka nokunye.
Uthe ngaso sonke isikhathi bahlale becabanga abalandeli babo uma beqopha yingakho kuma-albhamu abo wonke belwela ukuthi bahambe phambili.
Uthe ngaso sonke isikhathi uhlale echaza ukuthi akekho owesifazane ampike engomeni yakhe ethi Eyadini.
Uthe ngawo uLwesine amaphoyisa azama ukuhubha abasolwa ababehamba ngemoto yabashadikazi kodwa imoto yashayisa, baphuma babaleka ngezinyawo.
Uthe ngawo uMsombuluko omunye wabaphathi balesi sikole, uNkk Judy Tate, ubize amaphoyisa ebona umbhikisho.
Uthe ngayo akagqugquzeli abantu ukuthi bagembule budedengu kodwa yingoma enezincazelo eziningi.
Uthe: “Ngazama ukubuyela endlini, ngangena ngakhiya. Kwaphuma uyise (ubabezala) waqaqa i-sliding door. Kwenzeka lokhu nje abantu bayabukela. Umyeni wami wangibamba wangibophela emotweni wangihudula ngayo ibangana emgwaqweni ongenatiyela. Esengihudulile ngenza sengathi ngifile. Wamisa imoto, wangivala amehlo wangifaka ehlathini eliseduze ezitshela ukuthi ngifile,” kusho owesifazane.
Uthe ngekaBruce Hornsby And The Range esihloko The Show Goes On ukhumbula ngayo ozakwabo abangasekho ayesakaza nabo ngezikhathi zakudala, okungoThokozani Nene; Wenzel Mnisi; Kansas City Mchunu; Bhodloza Nzimande; Joshua Mlaba; Phillip Bafana Zwane nabanye.
Uthe ngeke abasebenzi bamukele ukunyuselwa iholo ngamakinati ngoba ngoMsombuluko ebusuku iClover ibuye yabeka etafuleni u-5% nawo iGiwusa ewunqabile.
Uthe ngeke abathembise abantu ukuthi kuzobuya yonke imali yabo eyacwila kodwa ikhona indlela afuna ukwenza ngayo nengaba wumthobanhliziyo kubantu abalahlekelwa yimali yabo beyitshale kwiBitcoin Wallet.
Uthe ngeke abonwe nangokhalo kulo mcimbi obhekwe ngabomvu abaculi nabathandi bomculo wokholo, okulindeleke ukuthi ube ngoNovemba.
Uthe ngeke agcine eThekwini kuphela ngoba ngoMsombuluko wayeseMgungundlovu, futhi uzoya eRichards Bay, Margate nakwezinye izindawo.
Uthe ngeke agcine ngencwadi kodwa izinhlelo zakhe wukuthi ahambele nezikole akhuthaze intsha ngokuthi iziphathe kahle ifunde nokuzimela. Uveze nokuthi uwutshelile ngencwadi umndeni walo sopolitiki axoxa ngaye futhi wangaba nankinga. Okunye akhuluma ngakho encwadini ukukhula kanzima uyise obengumphathi esibhedlela engamondli.
Uthe ngeke ahlukane nokujima ngoba yiyona nto azizwa ejabulile uma eyenza.
Uthe ngeke akubalekele kuthi uwuNgqongqoshe wezokuMbiwa phansi naMandla, nokuthi wumnyango wakhe olungisa lolu daba kodwa inkinga ababhekene nayo ukuqinisekisa ukuthi i-Eskom iyakwazi ukukhiqiza ugesi ezingeni elifanele nsuku zonke, indlela abaxazulula ngayo izinkinga zikagesi kuleli kodwa zisazothatha isikhathi.
Uthe ngeke akufihle ukuthi lolu hlelo kube ngolubuhlungu kakhulu ngesikhathi beluqopha, noluvuse izilonda kwabaningi ababe yingxenye yalo.
Uthe ngeke akwamukele ukuthi ukumba eqolo yikho okudala ukuba kube nabasebenzi abancane.
Uthe ngeke akwazi ukuhlukanisa le nkampani uRamaphosa ngoba akaphethe kwi-ANC.
Uthe ngeke akwazi ukupha­wula ngemali ekweletwa izinduna eziwu-3 463 eziholayo KwaZulu-Natal kusukela ngo-2014.
Uthe ngeke akwazi ukuqinisekisa ukuthi uzobuyela nini emsebenzini.
Uthe ngeke amgagule lo mholi kodwa “* -direction”.
Uthe ngeke ande kakhulu ngokusolwa ngokujola okwamanje.
Uthe ngeke angene ezikweletini njengomrepha wodumo lweFillUp, uCassper Nyovest. UKhuzani uthe amathikithi azoqala ukudayisa kuma-computicket kusukela ngoJanuwari 14 kodwa bengakaqiniseki ukuthi azobiza malini.
Uthe ngeke aphawule ngoba konke usekuyekelele kubameli bakhe.
Uthe ngeke aphawule ngokuthi isoka lizinikele emaphoyiseni.
Uthe ngeke aphazamiseke emsebenzini awenzayo njengomholi wezwe wagcizelela ukuthi akekho ngaphezu komthetho kanjalo noMvikeli woMphakathi.
Uthe ngeke aphike ukuthi makhulu amathuba okuthi kungenzeka ukuba obunye ubufakazi sebalahleka ngenxa yokuthi icala selidonse isikhathi eside.
Uthe ngeke asebenzise abaholi abadala kodwa uzosebenzisa abantu abahlukene kuzo zonke izifundazwe futhi abazimisele ukusebenzela isizwe.
Uthe ngeke ashiye emculweni kodwa uzoncelisa amawele. UMthokozisi usengene nasekusakazeni njengoba ethula olunye uhlelo esiteshini somsakazo saKwaMashu iVibe 94.7 FM.
Uthe ngeke asho ukuthi uNgqongqoshe wezaseKhaya uMnuz Malusi Gigaba ehle esikhundleni kodwa ufuna amalungu e-ANC aziphathe kahle, ahloniphe nomthetho.
Uthe ngeke athi iHepa filter izovikela abantu kwiCovid-19 ngokuphelele kodwa akwaziyo wukuthi imoma amagciwane.
Uthe ngeke athule avumele ukuhlukunyezwa nokusolwa ngento angahlangene nayo.
Uthe ngeke athule kanjalo nje ekubeni elimele yingakho ephume esibhedlela wanikela emaphoyiseni eyovula icala lokushaywa kabi
Uthe ngeke avume noma aphike ukuthi umzukulu wakhe ubeyiphara elintshontshayo endaweni.
Uthe ngeke avume ukuthi ibhizinisi lakhe liwiswe uNkk Mncwango ngoba limsiza ngokuxosha ikati eziko.
Uthe ngeke aye eLondon kuphela ngoba zikhona nezinye izindawo asazozihambela.
Uthe ngeke ayeke ukuxhumana noKaunda ukuze balekelelane kwezinye izinto.
Uthe ngeke ayishintshe indlela agqoka ngayo futhi akabafuni abantu bambuke ngamehlo enkanuko.
Uthe ngeke ayishiye ngaphandle indaba yobumbano ikakhulukazi njengoba uhlangothi obeluhamba noDkt Nkosazana Dlamini Zuma, ngesikhathi kuyiwa eNasrec, kade lungamfuni.
Uthe ngeke azenze uMengameli wokuqala wentando yeningi kuleli uMnuz Nelson Mandela.
Uthe ngeke badalule eminye imininingwane okwamanje.
Uthe ngeke bakuvumele ukuthi ezibhedlela zikahulumeni kube nezigameko ezikhombisa ukwehlisa isithunzi sabantu nezenza abantu bangabe besafisa ukuxhunyaniswa nezikhungo (zezempilo) zikahulumeni.
Uthe ngeke bakwazi ukwamukela ukuthi babe nabantu abanemicabango efana nalena bebe bethi bavikela abantu besifazane nezingane.
Uthe ngeke bangene emakethe ngoJanuwari kodwa bazolanda abadlali esikwatini sabo seMultichoice Diski Challenge asebefanele ukudlala esigabeni esikhulu.
Uthe ngeke banikele ngempilo yamalungu abo ngenxa yalokho. Ukhale nangokuthi selokhu kwaphuma umbiko womvikeli womphakathi ngokudliwa kwemali ePosini, akekho owaboshwa. Izolo Isolezwe livakashele eDurmail lavinjwa esangweni kuthiwa kuhlanzwa amagciwane ngaphakathi.
Uthe ngeke baphawule kakhulu ngoba udaba selusezandleni zabomthetho.
Uthe ngeke baphazamise ukusebenza kodwa bazoqhubeka nemizamo yokuxoxa nazo zonke izinhlaka ezithintekayo uma leyo mizamo ihluleka bazodlulela kuNdunankulu waKwaZulu-Natal, uMnuz Sihle Zikalala.
Uthe ngeke baphumule bengakababophi ongqondongqondo balokhu kukhwabanisa.
Uthe ngeke baphuthume ngokuya eNkantolo yoMthethosisekelo wezwe.