input
stringlengths
1
130k
Uthe nabo babone ezinkundleni zokuxhumana ngalesi sikhangiso.
Uthe nabo banalo uhlelo lwabo olwaziwa ngokuthi Molo Makhelwane abagqugquzela ngakho ukubambisana nomphakathi ukubika emaphoyiseni izenzo zokuhlukunyezwa kwabesifazane.
Uthe nabo bangabasebenzi abafana nabanye futhi ukuqwayiza ngenye yezimboni ezindala emhlabeni jikelele enabantu abaningi.
Uthe nabo banohlelo lokunxenxa amalungu amasha kwiNFP nalawo ashiya emva kwefu elimnyama elagubuzela iNFP yangangena okhethweni lwamakhansela ngo-2016.
Uthe nabo bathole emuva kwendaba sebeshaye bachitha laba balisa okuthiwa bebegqoke umfaniswano wonogada abathinteka kulesi sigameko. Kuthiwa labo nogada abadutshuliwe badutshulwe bengaphakathi emtholampilo, omunye ehleli esihlalweni. Kubona kuthiwa bekukhona obesanda kufika ezodedela omunye obekufanele agoduke sekusele imizuzu embalwa ajoyinwe nguzakwabo abezosebenzisana naye. Unogada oshonile kuthiwa bese kusele imizuzwana nje ukuthi agoduke aye khaya njengoba isikhathi sokushayisa bese sisondele.
Uthe nabo bathole ngomunye umfana ofike kubo wababikela ukuthi umfowabo usedutshulwe walimala.
Uthe nabo bayalwa nokucwaswa komsubathi uCaster Semenya ngoba uhlukunyezwa njengoSaartjie Baartman owayehlukunyezelwa indlela abukeka ngayo.
Uthe nabo bayanxusa ukuthi umndeni unikwe isikhathi sokwamukela isimo obhekene naso esinzima.
Uthe nabo bazama ngakho konke okusemandleni ukungenelela kulolu daba kodwa ngeshwa elikhulu isixazululo sagcina singazange sitholakale.
Uthe nabo bebenganakile kodwa baqale ukuqaphela ngesikhathi enandisa kuMiss South Africa, uLady Zamar ukuthi iPineApple imgqokisa kabi.
Uthe nabo bengaMambazo isimo kasisihle njengoba selokhu bagcina ukucula emicimbini ebangenisela imali ngoMashi, wonyaka odlule futhi kabaphindanga baya kwamanye amazwe.
Uthe nabo bengomakhelwane bashaqekile kakhulu ngoba bayaqala ukubona into enje yenzeka endaweni yabo.
Uthe nabo bengosomabhinisi bendawo akunamali engako abayenzayo kodwa kusuke kuyimadlana bazamela ngayo imindeni ukuthi iphile kangcono.
Uthe nabo sebeqalile ukuzibuza imibuzo eminingi ngezifundo abanazo esikhungweni, okungenzeka zingasizi izitshudeni ekuvuleni amathuba omsebenzi eminyakeni ezayo.
Uthe nakanjani isikwati sakhe uzosiqinisa njengoba kuzovulwa iwindi lokusayinisa abadlali.
Uthe nakanjani izophuma iphele emzimbeni wakhe, izofa.
Uthe nakhona eGoli izinto azihambanga ngendlela njengoba afika khona engenayo ngisho indawo yokulala.
Uthe nakhona emfuleni kubhoke isomiso, kumele baze bawambele amanzi kuphume leyo ngcosana enodaka abagcina bephuze yona kunokuthi babulawe yisomiso.
Uthe nakhona kusazolandelwa imithetho yokuphepha njengakuyo yonke imikhakha yezempilo ehambisana nokuvikela iCovid-19.
Uthe nakhona kuthathe isikhathi ukuthi bathole umkhondo ngenxa yokuthi uNgwanya wabhalisa igama lesidlaliso kanti bona bebembheka ngelikaThembinkosi. Umndeni wakhe ugcine uyalelwe esibhedlela esisedolobheni, wamthola khona egwaziwe.
Uthe nakhona lapho uphiko lwabaphenyi lubhalile lwathi luyasithola isicelo sabo, luzosisukumela.
Uthe nakhona ukuthi inkantolo yakhipha incwadi egunyaza ukuthi aboshwe uNkk Gumede emva kokungaveli enkantolo kukhombisa ukuthi kukhona okushaya amanzi kuleli cala.
Uthe nakho ukuba usomabhizinisi akuyona into abezitshela ukuthi angayenza kodwa ungenele ukusiza abantu.
Uthe nakuba abantu besizwa kodwa isithunzi sabo kumele sihlonishwe.
Uthe nakuba amacala okubamba inkunzi kuhlonyiwe, awokudunwa kwezimoto nawokugqekeze ehlile esuka ku-8 853 ehlela ku- 2 098 kodwa kubukeka kuwuhlobo lobugebengu obunodlame kakhulu njengoba iningi labasuke benza lobu bugebengu besuke behlome ngezibhamu ezingekho emthethweni.
Uthe nakuba befuna umnotho ukhule njengohulumeni, kumele ngakolunye uhlangothi baqade ukubhebhetheka ngamandla kwecoronavirus.
Uthe nakuba bekhona ozakwabo kwi-MKMVA asebesizakele ngezindlu nangokwemfundo, kodwa iningi labo lisabhuqwa yindlala, kuyenzeka lilale lilambile.
Uthe nakuba bekuqonda ukuthi ngeke inyuvesi izithathe zonke izitshudeni ngenxa yomthamo ezibekele wona kodwa basamile ekutheni ezihlangabezanayo nezidingo ezifunwa yinyuvesi ngokwemiphumela yazo namaphuzu azithathwe noma ngabe azifakanga izicelo.
Uthe nakuba bengakayihleli inkonzo yesikhumbuzo bewumndeni kodwa sekuqinisekisiwe ukuthi uyise uzofihlwa ngoLwesine KwaTema emuva kwenkonzo ezoba seFamily Christian Centre.
Uthe nakuba bengathandi ukukholwa ukuthi lo mfelokazi uyathinteka ekubulaweni kwendoda yakhe, kodwa zikhona izinto umndeni osuke washaya amakhala ngazo.
Uthe nakuba beqoqa udoti kodwa baphinde bashanele, baphale udoti phansi baphinde baphakamise nezitamkoko batatulule okuvimbe ukugeleza kwamanzi.
Uthe nakuba besaqhubeka nokubheka umonakalo kodwa abasawubonile ulinganiselwa kwizigidi zamaRandi.
Uthe nakuba bese kuphele izinsuku ezintathu indodana yakhe ingadli kodwa akakholwa ukuthi iwiswe yilokho, ukholwa ukuthi yingoba ibishaywe ngamaphoyisa ngoba ibinezibazi zokushaywa emzimbeni.
Uthe nakuba ebe nenhlanhla yokuthi ibhizinisi lakhe lisheshe lichume kodwa usenazo izingqinamba ngabasebenzi.
Uthe nakuba ekholelwa ekutheni kwakumele baqoqe amaphuzu aphelele emidlalweni abadlala kuyo ngokulingana neBloemfonten Celtic neKaizer Chiefs kodwa akaphathekanga kabi kakhulu ngoba akhona amaphuzu abawafaka emgodleni.
Uthe nakuba ekuzwa ukuthi ufunwa ngamaqembu akuleli kodwa usafuna ukugxila phesheya.
Uthe nakuba enaso isithandwa sakhe asithanda ukubhubha kodwa abakalihlanganisi ifindo likasofa silahlane naso. Unguyise wendodakazi eyodwa nayo ayiphathise okweqanda ngoba iyona yodwa ingane asenayo okwamanje.
Uthe nakuba engabambele muntu igqubu kodwa akasoze akukhohlwa abakwenza kuye.
Uthe nakuba engafundanga kodwa lokhu kakumvimbanga ukunikeza ingane yakhe uxhaso kangangoba yazifunela yona isikole esisemakhaya yize babenovalo kodwa bayivumela ukuthi iyofunda kuso.
Uthe nakuba engafuni ukungena kokuningi kodwa ngesikhathi uNtshangase esuka kwiBaroka, eyojoyina iChiefs ngoJanuwari ngo-2018, babezitshela ukuthi lizoqhakaza kakhulu kunakuqala ikusasa lakhe, kwangenzeka.
Uthe nakuba engakabi nalo usuku oluqondile okuzokwakhiwa ngalo kodwa sekuqaliwe ukuboniswana ngohlobo lwesakhiwo.
Uthe nakuba engakahlangani nezikhulu zePirates kodwa uyazi ukuthi inkontileka yakhe izovuselelwa. Uveze ukuthi iyaphela ekusongweni kwenyanga ephezulu kodwa inombandela wokuthi ivuselelwe ngonyaka owodwa.
Uthe nakuba engazi ukuthi ukhona yini umthetho kwiDA othi kumele abamnyama bangawungeneli umbango wesikhundla sikasihlalo, ucabanga ukuthi kumele noma ngabe ngubani azibonakalise amava akhe kwipolitiki ukuze angadlali ezinye izimbangi.
Uthe nakuba engeke akufihle ukuthi lesi sitobha besingakujabulela ukuqukula le nkomishi kodwa ayikho into esasingayenza ngoba sasingekho, sixinwe wukugula.
Uthe nakuba engeke aqinisekise ukuthi asikho isitshudeni esinemihuzuko ngenxa yokuhudulwa nokufakwa ozankosi kodwa abakutholile ukuthi asikho esilimele kakhulu.
Uthe nakuba engenawo umsebenzi oqondile ebamba amatoho bekuyisifiso sakhe ukuthi abe ne-akhawunti ukuze akwazi ukubeka imali yakhe.
Uthe nakuba esedumile ebonakala kuthelevishini kodwa akafuni ukufihla nokukhohlwa ukuthi wayewasha amatekisi ukuze aphile. "Erenki yaseGermiston naseNatalspruit eGoli bayangazi kahle ngihlale khona iminyaka emithathu ngiwasha izimoto. Bayajabula nje uma sebengibona ngivela kuthelevishini futhi kuyabagqugquzela ukuthi impilo ayipheleli lapho umuntu asuke ekhona."
Uthe nakuba eyishiya i-NFP kodwa akanankinga noKaMagwaza-Msibi ngoba abantu abayinkinga abasondelene naye.
Uthe nakuba iCeltic igcine isale ngaphandle kwiTop8 kodwa kuyamduduza ukuthi bafinyelele kowamanqamu wendebe. IPhunya Selesele ikhale ngaphansi kwiBidvest Wits kowamanqamu weTelkom Knockout ngoDisemba.
Uthe nakuba igciwane liphazamise ukufunda kodwa othisha baqhubekile nokuyibamba ishisa.
Uthe nakuba iKhabhinethi ithatha izinqumo ngokuhlanganyela, kodwa kwamshiya nemibuzo ukuxoshwa kukaGordhan ngezinsolo zokuthi kwavela umbiko ngezobunhloli owawumkhomba ngenjumbane.
Uthe nakuba imvula idala umonakalo kuzo zonke izingxenye zesifundazwe kodwa eThekwini, Ugu, Uthukela naseMkhanyakude ishaya kuzwele kakhulu.
Uthe nakuba ingekho incazelo eqondile mayelana nokuthi lokhu kudalwa yini kodwa kuyavela ukuthi abantu abasha kabayihloniphi imigomo yokuthi akumele babe wuvanzi nokuthi akumele bahlangane babe baningi endaweni eyodwa.
Uthe nakuba inkantolo ithe imithetho esesigabeni sesithathu kuzomele iqhubeke nokusebenza, lokho kukodwa kushiya imibuzo ngalesi sinqumo.
Uthe nakuba inyuvesi icela izitshudeni ukuthi zibuyele ezikhungweni kodwa abasebenzi abaneminyaka engu-60 kuya phezulu noma abasahamba odokotela, bazoqhubeka nokusebenzela emakhaya kanti ukuvakashela kwabo ezikhungweni kuyokwenziwa ngaphansi kweso elibukhali lemigomo yezempilo.
Uthe nakuba isibalo sabahaqekayo nabashonayo sikhula kodwa iKZN isenza kahle empini yalolu bhubhane.
Uthe nakuba isimo sinje kodwa izikole ziseyindawo ephephile yokugcina abafundi uma kuqhathaniswa nokuthi babe wuvanzi.
Uthe nakuba isizwe samaZulu sibhekene nefu elimnyama bazoqinisekisa ukuthi bukhona ubuholi obukhona ngalesi sikhathi.
Uthe nakuba izibalo zakamuva zobugebengu zikhomba ukuthi ehle ngo-16%, amacala okuhlukunyezwa kwabesifazane, phakathi kukaJulayi noSepthemba kodwa ngalesi sikhathi amacala avuliwe angu-8000.
Uthe nakuba izifonyo zishoda kodwa akukubi kangako.
Uthe nakuba iziyinde indlela okusamelwe ihanjwe kodwa inkulu impumelelo esizuziwe kusukela ngo-1994.
Uthe nakuba kugqugquzela ukwehla kwezingozi emigwaqweni ngalesi sikhathi kodwa luselude ukhalo okusamele luhanjwe kwazise bazibekele umgomo wokwehla kwezingozi okungenani ngo-20% uma sekumenyezelwa izibalo eziphelele, okulindeleke zimenyezelwe ngoJanuwari sekudlule amaholidi.
Uthe nakuba kukhona ukwehla okubonakalalo kodwa izinga lokuthelelana kwabantu lisephezulu kusadingeka lehle, lize libe sezingeni elamukelekile
Uthe nakuba kukhulunywa ukuthi lo masipala usasebenza ingenyxa yosizo lomnyango wabo abalihlinzekayo.
Uthe nakuba kukuhle ukuholwa kwalesi sibonelelo, kodwa uhulumeni kumele eze nezindlela ezintsha zokuthi abantu bathole isibonelelo sabo njengokuthi imali bayithole emabhange noma yenziwe amavawusha okudla.
Uthe nakuba kulindeleke ukuthi isimo sibe sibi ngokuhamba kwesikhathi, banethemba njengomasipala ukuthi bazokwazi ukubhekana nesimo esejwayelekile okufihlwa ngakho abantu.
Uthe nakuba kungakacaci ngembangela yalokhu kubulala kodwa kungenzeka kunomalugaju eMthwalume.
Uthe nakuba kungekho lutho abasalubhalwe phansi abavumelene ngakho,  umhloli uthe kuzomele ayoqala ukufundisa eMfulumane Primary School eBulwer.
Uthe nakuba kunjalo izikole zizovulwa ngesonto elizayo. Akuveli ukuthi lezi zinsiza ziduke kuphi, emahhovisi noma endleleni zibheke ezikoleni.
Uthe nakuba kunjalo kodwa baxwayisa umphakathi ukuba uqaphele indlela osebenzisa ngayo amanzi, uqiniseke nokuthi amanzi ahlanzeke ngokwanele ukuba aphuzwe noma kuphekwe ngawo.
Uthe nakuba kunjalo, kuyiqiniso ukuthi lezi zindlu zihlinzekelwe omakadebona bezempi okukhona kubo namalungu e-Apla.
Uthe nakuba kusasele izinsukwana ngaphambi kokuthi kuvulwe izikole, ukhethe ukuthi asheshe awuthenge umfaniswano ngoba ubefuna ukuhamba nayo indodakazi yakhe ukuze izolinganisa.
Uthe nakuba laba basolwa engabazi, kodwa ubeseke ezwe ngobubhoklolo bukamsolwa oboshiwe, okuthiwa ubevusa isibhaxu nasezindaweni zokucima ukoma endaweni.
Uthe nakuba lesi sifundazwe sisabhekene nezibalo zeCovid-19 ezikhula ngamandla kodwa bayazi ukuthi lingungquthela izoba yimpumelelo.
Uthe nakuba lezi zibalo zingaphezulu kwezesizini yomkhuhlane edlule kodwa zisezincane uma kuqhathaniswa neminye iminyaka engaphambili.
Uthe nakuba lo mbiko ewuthole izolo esazohamba nawo ayowucubungula kahle kodwa uyajabula ukuthi umnyango wezemisebenzi namaphoyisa seyiziqalile izinhlelo zokuvakashela izinkampani zamaloli zingalindelwe, ziyohlola ukuthi kusetshenzwa kanjani.
Uthe nakuba sekwehlile ukushona kwabantu nalabo abatheleleka ngegciwane kodwa kunezindawo ezibukeka zisenenkinga.
Uthe nakuba ubefisa ukuxolisa inhliziyo yakhe amukele ukuthi ingoduso yakhe seyimshiyile, ugcine enqume ukubacathamela ngoba ingoduso ibisimbalekelile yayohlala naleli shende, yahamba nendodakazi yabo ebineminyaka engu-6 ngaleso sikhathi.
Uthe nakuba udlame lwenzeka ezikoleni kodwa nangaphandle uma abafundi beya noma sebegoduka luyenzeka.
Uthe nakuba ugogo ebengenabani kodwa okuhle ukuthi ubenawo umazisi futhi eyihola impesheni.
Uthe nakuba uhulumeni engenaso isikhwama esibhekelela izitshudeni eziphuma emindenini ethathwa njengekwazi ukukhokha, nalezi ezifunda ezikhungweni ezizimele kodwa uyasebenzisana nezinye izinhlangano ukusiza.
Uthe nakuba umbhoshongo ushisiwe eNtuzuma, alikho icala elisavuliwe.
Uthe nakuba uMjik’jelwa ebegcina ngaleli cwecwe kodwa akuphelile ngegama lakhe.
Uthe nakuba umkhuhlane uvgwemeka ngokugoma kodwa abantu abanamasosha antekenteke kungenzeka ukugoma kungabavikeli ngokuphelele kodwa umgomo uyabavikela ekutheni bagule kakhulu badinge ukuya ezibhedlela noma bashone.
Uthe nakuba umnyango ungeke usakwazi ukuqhubeka nokukhokhela abasebenzi imali ebizwa ngeRelief Fund, kodwa kusanesidingo sokubhekana nabasebenzi abahlaselwa yigciwane besemsebenzini.
Uthe nakuba umqulu wokhetho weDA ungasho lutho kodwa abantu bazoyivotela ngoba lingekho elinye iqembu abangalivotela ikakhulukazi njengoba i-ANC ikhungethwe yizinkinga kubalwa udaba lokulawulwa kombuso yidlanzana nenkohlakalo.
Uthe nakuba umsebenzi wokuhlinzekwa komphakathi ngezidingo ungaphazimisekanga ngesikhathi besabhekene necala kodwa ukuhoxiswa kwalo kubanika umdlandla omusha ukuthi bagxile ekusebenzeleni umphakathi okuwumsebenzi abawubekelwa.
Uthe nakuba uZuma engazwakala ekhuluma iqiniso kodwa naye umlando ngeke umyeke ukumahlulela.
Uthe nakuba zikhona izingqinamba abhekane nazo enkampanini yonogada kodwa ukwazile ukuzinqoba.
Uthe nakuba zikhona izinto ezimbi ezenziwa ngamadoda kodwa kumele bashayelwe ihlombe obaba abakhulisa izingane zamantombazane ngabodwa.
Uthe nakuba zonke izinyoka zinobuthi  kodwa zikhona ezinobuthi obungabulali kodwa obuholela ekutheni uvuvukale noma ulahlekelwe yilelo lunga lomzimba elilunywe yinyoka njenge-stiletto.
Uthe nakubona bekunzima ukuthi baxoxe ngokukhululeka ngalolu hlelo kubantu abadala, besaba ukuthi le mibhalo nezithombe abanye bazozitolika ngenye indlela.
Uthe nakubona othisha kuyenzeka bangathandi ukususwa lapho kade befundisa khona ngezizathu ezehlukene.
Uthe nakulokhu bazokwandisa isibalo sezikhungo okuzogonyelwa kuzo umphakathi ukuze kufinyelelwe kubantu abaningi.
Uthe nakulo nyaka akukho okuzoshintsha. Isinqumo sabo asibangelwa wumvalelandlini oholele ekutheni balayishiswe isibalo esincane sabagibeli.
Uthe nakulo nyaka babophele abaculi abanohlonze.
Uthe nakusasa bazobe begcwele ngobuningi babo bezokweseka umndeni nokuthi bazwakalise ilaka labo njengomphakathi.
Uthe nakwiGross Domestic Product yesifundazwe imali yehlile.
Uthe nakwiSithembiso wahlangana no-Angus Gibson waxoxa naye kwenye yamaFilm Festival wavele wamshayela ucingo efuna ukuthi azolingisa indawo kaPeanuts kulo mdlalo. Ugcine esengena nasefilimini yokuqala ka-Angus iBack of the Moon ebikhonjiswa kwiDurban International Film Festival.
Uthe nalabo abangahlonishwanga ngemingcwabo esezingeni likahulumeni nabangawatholanganga amazwi enduduzo kungqongqoshe walo mnyango bazobakhumbula.