input
stringlengths 1
130k
⌀ |
---|
Uthe lo thisha uboshwe ngoLwesithathu , isidumbu sikaLwazi sitholakale ethuneni elingashoni enkundleni yezemidlalo khona eManguzi. |
Uthe lo wesifazane akazange ayithole imininingwane yakhe ngenxa yokuthi ubebambekile. |
Uthe lo wesifazane bekunezinkomba zokuthi ubehuduleka phakathi cishe amamitha angu-15. |
Uthe lo wesifazane ubatshele ukuthi ngemuva kwesivumelwano sabo banikele esimobeni, babe sebezitika ngocansi. |
Uthe lo wesifazane umuvalile emakhasini akhe ezokuxhumana ngakho akakwazi ukubhekana naye ngqo, ufuna ozomlekelela. |
Uthe lo wesifazane uthe uma elibangisa esiteshini samaphoyisa saseSydenham, wathola ukuthi abasolwa baletha amabhodlela ambalwa kuphela ayethi ayelahliwe futhi abamvulelanga cala. |
Uthe lo wesifazane uyiqale le nto ngesikhathi esasebenza kwiP4 eyagcina isiguqulwe igama yaba iGagasi FM. |
Uthe lo wesifazane wacetshwa isihlobo sakhe emaphoyiseni ngalesi sigameko. Uthe ibheyili ka-R5000 uzokwazi ukuyikhokha ngoba usuqoqiwe emndenini. |
Uthe lo wesilisa ononkosikazi nezingane ezimbili ubevakashele e-Italy. Ngesikhathi esebuya ubehamba nabanye abantu beyishumi abangene kuleli ngeSonto. |
Uthe lo wesilisa ononkosikazi nezingane ezimbili ubevakashele e-Italy. Ngesikhathi esebuya ubehamba nabanye abantu beyishumi abangene kuleli ngeSonto. E-Italy sekushone abantu abangaphezulu kuka-100 ngaleli gciwane eliqale eChina. |
Uthe lo wesilisa umtshele nokuthi uma ephuma kulo muzi, ufuna imali yakhe kodwa angafuni ukuyisho ukuthi yimalini. |
Uthe lo wesilisa wayethathe indawo kayise empilweni yakhe wayezama kodwa wahlangabezana nesikhathi esinzima kakhulu ngesikhathi eseShowe kugogo wakhe. |
Uthe lowo mngani ubuyile esezoziphindisela wagwaza lo mfundi. |
Uthe lowo muntu unenhliziyo ebuhlungu ngoba alishiya iqembu, selokhu ahamba eMzansi lowo muntu akamniki ukuphumula. |
Uthe lowo muntu weza kubo ezoxolisa ngokuthi athi umfowabo oweba ithelevishini. |
Uthe lo zakwabo angeke amdalule wathi sebezamile ukukhuluma nabantu bendawo ukuthola izindlu zokulala ngoba iPort Elizabeth iyidolobha elincane. |
Uthe lukhona nohlelo abanalo lokuqinisekisa ukuthi abahlala emgwaqweni ababi wuvanzi. |
Uthe lukhona uhlelo lokuzama ukwakha imali yesikhwama seSilo, oluzokwethulwa nonyaka. |
Uthe lukhona uhlelo olubizwa ngeCheck and Collect, abangalusebenzisa ukugwema imigqa emide ezindaweni okudayiswa kuzo utshwala ezisemthethweni. |
Uthe lukhona ulwazi abanalo beyiqembu abalutholile maqondana nalo mhlangano kodwa angafunanga ukuludalula. |
Uthe lukhona uphenyo olwenziwe noseluphothuliwe mayelana namacala athinta inkohlakalo nokukhwabanisa. |
Uthe lukhulu abantu abasazolubona futhi bazobona nethalente eliyisimanga lokulingisa. |
Uthe lulodwa ulimi okumele lukhulunywe abantu emhlabeni, uthando, ithemba liyadingeka njengoba kukhona abantu abashiya amakhaya abo bengathandi kodwa ingenxa yezimo ababhekene nazo emazweni abakuwo. |
Uthe lumsizile kakhulu ngoba lumvulele amathuba okuzikhangisa emibukisweni emikhulu nokuthi aqeqeshwe yizazi kwezamabhizinisi. |
Uthe luncane ulwazi ayenalo oluthinta imali eyaqoqwa ngoba bamtshela ukuthi ezinye izinto ngeke aze azazi ngoba nguyena muntu owayesembangweni. |
Uthe luncane ungabazane lokuthi uNzama wayexhumana nowaqala uhlelo owayenguNgqongqoshe woMnyango uMnuz Mthandeni Dlungwane. |
Uthe luselude ukhalo abasazoluhamba befundisa umphakathi ngempilo yabantu abathandana nobulili obufanayo. |
Uthe luyaqhubeka nokuthela izithelo ezinhle uhlelo lwamaphoyisa olulwa nokuhweba ngokungemthetho. |
Uthe luyaqhubeka nophenyo lwe-UIF oluqhutshwa ngabacwaningi mabhuku olulandela imali. Wathi lolu phenyo olubheka ukuthi imali yaya kubantu abafanele kusukela ngoMashi 2020 kuya ku-Ephreli 2021, lukwazile ukubuyisa uR2 billion esikhwameni se-UIF. |
Uthe luyaqhubeka uphenyo lwamaphoyisa lokuthola ukuthi amaphepha aputshuke kanjani nabantu abangaba nesandla ekuputshukeni kwawo. |
Uthe luyaqhubeka uphenyo lwamaphoyisa mayelana nalesi sehlakalo. |
Uthe luyaqhubeka uphenyo mayelana nokubhubhudlwa kwezimali zesikole athe zidliwa isidana eSivananda. |
Uthe luzodla uR27 billion uhlelo lwesibonelelo sikaR350 oluzoqhubeka kuze kushaye uMashi ngonyaka ozayo. |
Uthe luzosusa umsindo phakathi kukahulumeni nezinyunyana udaba lokubuyekezwa kwesabelomali sabasebenzi bakahulumeni. |
Uthe mabangaphatheki kabi ngokuhlukana kweBig NUZ, okwesikhashana, ngoba bakhulisa izinkampani zabo. |
Uthe maduzane bazokhipha isimemezelo mayelana nokuvalwa kwesikhala semeya. |
Uthe maduzane kulo mdlalo abantu bazocaciseleka ukuthi impi yakhe noZungu isuka kuphi. |
Uthe maduzane nje kuzohlangana iminyango yezoBulungiswa neyozokuShushiswa koMphakathi ukuze icubungule imithetho ethile ephulwa abashayeli emgwaqeni. |
Uthe maduzane uzokwenza izifundo zobudokotela emkhakheni ofanayo. |
Uthe maduze kuzobonakala abaculi abayibekile induku ebandla kuleli, abafana no-Abigail Kubheka, DJ Sbu Leope nabanye abazoxoxa ngezinto ezahlukene empilweni yabo. |
Uthe maduze kuzophuma i-albhamu yomunye wabaculi abasayinisile nenkampanini yakhe futhi usezinhlelweni zokuhambela amazwe ahlukene ase-Afrika namadolobha ahlukene eNingizimu Afrika. |
Uthe maduze uzoshutha i-video yengoma asanda kuyikhipha. |
Uthe maduze uzoya koshutha eGermany nakhona ababone umsebenzi wakhe omuhle eSwitzerland. |
Uthe makube nendlela eyehlukile yokwenza izinto ngenxa yeCorona ngoba kwesinye isikhathi wufica abantu abaningi behlangene ogqokweni kudliwa ndawonye. |
Uthe makuthintwe inkampani ephethe izindaba zakhe. |
Uthe mane amagumbi agcina iziboshwa onakele. Izikhulu eziyisithupha ziphelelwe yindawo yokuhlala emuva kokuthi izindlu ebezihlala kuzo zoniwe yisishingishane. |
Uthe maningi amabhizinisi angeke esavulwa emuva kwalezi zibhelu njengoba kwashiswa namafemu agcina impahla kanjalo nezinxanxathela zezitolo. |
Uthe maningi amagalelo kanina kodwa engabongwa, kunalokho uthukwa ngezinhlamba. |
Uthe maningi kakhulu amazwe aseqalile ukubona izinkomba zokuthi kungenzeka ahlaselwe yisivunguvungu sesibili seCovid-19. |
Uthe manje bafuna ukusebenzisa lezi zibalo zabalaleli babe phambili futhi nasekwenzeni inzuzo yize benza kahle. |
Uthe manje basezinhlelweni zamalungiselelo okuyongcwaba umufi kubo eMthatha, e-Eastern Cape. |
Uthe manje imali efakwa yiKwaZulu-Natal kwiGross Domestic Product (GDP) isiwu-R26 billion ngenxa yomthelela weCorona. |
Uthe manje into abayibhekile wukuhlukanisa unyaka emisakazweni ehlukene. Unxuse abantu ukuthi babavotele. |
Uthe manje kukhona omunye uthisha osekutholwe ukuthi uneCovid-19 wabe esedlulisa amazwi enduduzo emindenini yabashonelwe. |
Uthe manje ngenxa yayo bekumele kuqhanyukwe nezindlela ezintsha zokukhonza, kusetshenziswa ubuchwepheshe. |
Uthe manje sekukhona amalungu e-ANC athi uma ebona iKhomanisi abone isitha. |
Uthe manje sekuyisikhathi sokusetshenziswa kobuchwepheshe besimanje i-4th Industrial Revolution. |
Uthe manje ubuyise isiko lokungaphuthi emsebenzini kwabasebenzi, kuqedwe ubudedengu babo uma benza umsebenzi kwaqiniswa nendlela yokuphatha. |
Uthe manje ucwaningo lwabo luveza ngokusobala ukuthi insangu ingaba nomthelela ongakanani ekutheni abantu babe nezinkinga eziphazamisa umqondo. |
Uthe manje ukhululekile ngoba usenesikhathi esanele sokwenza eminye imisebenzi abeseyizibile. |
Uthe manje uMzinto Dam unamanzi angu-89%, i-EJ Smith inangu-93% kuthi iNungwane ibe no-80%. Amanzi emvula ewu-170mm angene emadamini amahlanu eziseningizimu yesifundazwe. |
Uthe manje uphila impilo ayephupha ngayo ngoba wenza akufunayo. |
Uthe manje uqala uhambo lwakhe lokukhininda izindaba ezihlukile. |
Uthe manje usekhulile futhi ubona kuyisikhathi esihle sokukhuza ibuya ngomculo omusha. |
Uthe manje usenza lo msebenzi ngokugcwele futhi amakhasimende akhe usezowathumelela nezinto zokujima ezinegama lenkampani yakhe, iFlexers Fitness. Kosaziwayo uthe useke wajimisa noDJ Lesoul. |
Uthe manje usephindele kubo e-Eastern Cape. |
Uthe manje usezokhipha ngasekuqaleni konyaka ozayo. |
Uthe maphakathi nendlela ebheke ekhaya ingane yakhe ivukelwe umsolwa obonwe umphakathi eyilandela, wayidonsela ehlathini ngothayi wesikole, wayidlwengula eyithusa ngommese eyisabisa ngokuthi uzoyibulala uma ike yalubika lolu daba. |
Uthe maqondana nodaba, le nsizwa ekhalayo ayibhalele ihhovisi likazwelonke kwi-ANC, ifake isikhalo. |
UThema “Stone Cold” Zuma (25), uthe kunzima ukuba umshayisibhakela wesifazane eNingizimu Afrika ngoba abanakwa bantula noxhaso. |
Uthe mathathu amabhasi azosuka eKZN azobe ethutha abantu abaqhuba umkhankaso wokuxosha uGordhan. |
Uthe mayelana nodaba lwaseKZN kunezingxoxo eziqhubekayo ngokuthi kube nezinguquko. “Ikhona into ethi uMlotshwa kumele ahoxiswe, kuthunywe omunye umuntu,” kusho uMkhwanazi. Wengeze ngokuthi ngeke akwazi ukusho ukuthi ngubani ongafakwa uma kwenzeka ekhishwa uMlotshwa. |
Uthe mayelana nokunye, batsheliwe ukuthi bazolungiselwa babekezele. |
“UThemba akayena umdlali wasohlangothini ogijima ngolayini agobe amabhola. Siyamvumela ukuthi aqhamuke lapho ethanda khona. Ungikhumbuza * -Iniesta,”kusho uMosimane. |
UThemba Kalashnikov Meso uthe, asivoteni sivote kakhulu |
UThembalethu waveza ukuthi unaye umaqondana yize amfihla igama lakhe kodwa uzimisele ngokumshada maduze. |
UThembalethu wazakhela igama ngokudlala indawo yomfana omncane, uPule, emdlalweni we-e.tv iRhythm City eminyakeni edlule. |
UThemba Mkhize (73) ugwetshwe ngecala lokubulala intombi yakhe, uNksz Khanyisile Thule Sibiya (46), nabazukulu bentombi, uNomcebo (8) no-Asemahle (5), abaklajwa umzimba wonke nasemakhanda ngocelemba eHopewell, ngaphandle kwaseMgungundlovu, ngonyaka odlule. |
UThemba ngomunye wosaziwayo kuleli abangazibeki phansi uma kukhulunywa ezithinta ipolitiki nothando analo ngeqembu i-EFF. |
UThemba Njilo, iMeya yoMsunduzi, uthe kuyena kube wukusuku olukhulu lokuthi kugcine kumenyezelwe ukusebenza kwale nkundla asethole ukuthi ingenye yezisezingeni lomhlaba. |
UThemba ukhuluma kanjena nje uke wabhadla ejele iminyaka eyisithupha kusukela ngo-2000 ngenxa yokududana nabangani ababi. Uthe yilapho afike wafunda khona ulimi lwesitsotsi alukhuluma kulo mdlalo. |
UTHEMBA ukuthi abantu bazogqugquzeleka ukuthi bangazuza noma ngabe yini abayifisayo umculi uSjava onqobe indondo yeViewers Choice Best International Act Award kumaBET Awards ngeSonto ebusuku, e-USA. |
Uthemba ukuthi emasontweni azayo iqembu lakhe lizobe selingcono kakhulu kunalokhu elikukhombise emdlalweni weSundowns. |
Uthemba ukuthi luzoyisiza iBanyana ulwazi lwakhe lokudlala kwiBeijing BG Pheonix FC, eChina. Yena noLinda Motlhalo bajoyine leli qembu ezinyangeni ezintathu ezedlule. |
UTHEMBA ukuthi uzosiza intsha efuna ukukhula ekusakazeni, uLucky Sefatsa okujabulise abaningi ezinkundleni zokuxhumana ukuzwa izwi lakhe emsakazweni womphakathi iVibe FM, ngoMgqibelo. |
UThemba uthe noma abanye bezindaba bebike okuyikho, "kuyishwa ukuthi abanye bakhethe ukusho okungeyikho ukuze badale uvalo olungenasidingo ngokubika imininingwane ekungeyiyo". |
UThemba uthe uCele usanethemba kuleli thimba lamaphoyisa njengoba esagculisekile ngomsebenzi walo. |
“UThemba (Zwane) akekho esimweni aziwa ngaso kodwa kufanele ngimbophele ngoba umqoka endleleni esidlala ngayo. Bonke oSibusiso (Vilakazi), Gaston (Sirino) bonke babukeka bengebona nje kodwa sonke imbangela yalokhu siyayazi,” kuqhuba uMosimane. |
UThembeka ukhuluma kanjena nje, uSbu waphawula ngezinkulumo ezikhulunywa ilaba besifazane emsakazweni, wathi akanandaba nazo. |
UThembelani Mtengwane kuthiwa ngoMashi 30, 2019 wathumba uSibongakonke Mlanji, wambulala ehlathini lasePhoenix, wamshiya khona. Isidumbu saze satholakala emuva kwezinsuku ezinhlanu sesiqala ukonakala. |
UTHEMBELE kwinkantolo ukuthi igeze igama lakhe uDkt Bandile Masuku, obenguNgqongqoshe wezeMpilo eGauteng, nosanda kuxoshwa. |
UThembelihle Tsengane (19) obefunda e-Little Flowers Secondary uhlonishwe esifundazweni nakuzwelonke njengomfundi owenze kahle kakhulu ngaphansi kwezikole eziku-quintile 2. Uhleli phezulu ezingeni lesifundazwe wabe eselala isibili kuzwelonke. |
UThembi ekhuluma ngokuqokwa kwakhe kulo mcimbi uuthe uzizwa ethobekile ukuphinde abizwe kulo mcimbi, ukuze azohlonishwa ngale ndondo. |
UThembi Kgatlana noLinda Motlhalo balandele ukaputeni uJanine van Wyk bethola izinkontileka kwiHouston Dash yase-USA. |
UThembi Mtshali-Jones osanda kushiya emdlalweni okhonjiswa ku e.tv iBroken Vows, uzolingisa indawo kaMaNdlovu okungunina kaZimele nomfowabo uPhakade (Sandile Dhlamini). |
UThembinkosi American Ngcobo (28) bekulindeleke ukuthi agwetshwe namhlanje yile nkantolo, kodwa kwahlehliselwa ikysasa njengoba kuvele ukuthi iJaji uShyam Gyanda ophethe icala uyagula. |
UThembinkosi Lorch ugobe ibhola lafika kunozinti weSundowns, uDenis Onyango, walichoba lawela enethini. Alizange libalwe lelo goli ngoba umsizi kanondweba uthe uLorch ugoba ibhola nje bese liphumele ngaphandle. |
UThembinkosi Ngcobo oyiNhloko yezamaPaki naMathuna kuMasipala weTheku, uthe iseminingi imibuzo mayelana nokufa kukaSenzo. |
UThembinkosi Ngcobo oyinhloko yezeMidlalo, ukuNgcebeleka naMagugu kuMasipala iTheku, wethule i-Ethekwini Games ezokuba kule mpelasonto. |
UTHEMBINKOSI “Nyoso” Lorch ophenduke iqhawe leBafana Bafana ikhipha i-Egypt ngo 1-0 kwi-Africa Cup of Nations (Afcon) ulibhekise kumfowabo ongasekho igoli eliweze iNingizimu Afrika ngelibanzi. |
Subsets and Splits
No community queries yet
The top public SQL queries from the community will appear here once available.