input
stringlengths 1
130k
⌀ |
---|
Uthe lokhu kuvusa amanxeba angakapholi emndenini. Uthe ufuna ukuthi izwe lonke lazi ukuthi akusekho obekusathinta umfowabo ngecala lokufaka kukaMagaqa njengoba nabaphenyi bebesanda kubuyisa zonke izinto ababezithathile kumfowabo. |
Uthe lokhu kuwuhlukumeze kakhulu umndeni wabo njengoba sekumele baqhubeke bazile. |
Uthe lokhu kuwukuphula ilungelo lo mfundi lokuthi athole imfundo ngoba kusho ukuthi othishanhloko ngeke bamukele abafundi. |
Uthe lokhu kuyabalimaza ngoba yinqwaba egcina inganikelelwa kwabamnyama ngoba kudingeka abohlanga olufana nabo. Uveze ukuthi banabantu abangu-75 000 ababhalisele ukunikela ngegazi enhlanganweni yabo. |
Uthe lokhu kuyakhombisa ukuthi impilo inzima kubantu baseNingizimu Afrika, kabakwazi ngisho ukuthenga ukudla okunomsoco. |
Uthe lokhu kuyamkhuthaza ngoba kuveza ukuthi le ndawo uyilingisa kahle. |
Uthe lokhu kuyingqophamlando okusazokhulunywa ngayo naseminyakeni ezayo. Umhalaliselile uMbhishobhi Jwara. |
Uthe; "Lokhu kuyisifundo nakwabanye abaholi ukuthi bangahlali isikhathi eside. Uthole uma sekungena umholi omusha, sekunoqhekeko ngoba akezwani nalona okade engafuni ukuphuma esikhundleni.” |
Uthe lokhu kuyisifundo sokuthi ungabalaleli abantu abakungabazayo kunalokho kumele ubheke lokhu ofuna ukukuzuza. |
Uthe lokhu kuzoba yisifundo nakwabanye abajwayele ukudicilela phansi isithunzi sabesifazane ukuthi bazobhekana nengalo yomthetho. |
Uthe lokhu kuzokhubaza indlela amatekisi asebenza ngayo okungase kudale imibango yemizila. UDumisa uphinde waveza ukuthi le nkinga isifinyelele esigabeni sokuthi amanye amatekisi abe nemibango emizileni engadumile ngokuba nemibango. |
Uthe lokhu kuzokwenza ukuthi asebezothatha umhlalaphansi basheshe bazishiyele. |
Uthe lokhu kuzokwenzeka kusuka ngoNovemba 25 kuya kuNovemba 29. |
Uthe lokhu kuzongenisa uR200 billion emnothweni wezwe kuholele nasekuqashwe kwabantu. Osomabhizinisi abancane nabo bazoqhubeka nokuxhaswa kanti kunohlelo lokubasiza ukuthi badayise imikhiqizo yabo ezimakethe zakuleli nezangaphandle. |
Uthe lokhu kuzophazamisa namakomiti ngoba ngeke kuthathwe izinqumo. Amakomiti ehlukene izincomo asuke ezithathe emhlanganweni wamakhansela. |
Uthe lokhu kuzoqinisekisa ukuthi bayafinyelela ohlelweni lwabo lokwakha amathuba omsebenzi awu-183 000 kwezokuvakasha kule minyaka emibili ezayo bahehe nezivakashi eziwu-3.4 million zakwamanye amazwe ngo-2030. |
Uthe lokhu kuzosiza ekunciphiseni isibalo sezimoto ezebiwe eziweliswa umngcele, abokufika abangenawo amaphepha abagunyaza ukuba seNingizimu Afrika neminye imikhuba yobugebengu. |
Uthe lokhu kuzosiza ekutheni bangatheleleki ngeCovid-19 njengoba kukhona abanezifo ezingamahlalakhona. |
Uthe lokhu kuzosiza ngokuthi umnyango ubhekane nomsebenzi wawo kunokuthi wamukele inqwaba yezikhalo iningi lazo elivamise ukufika uma kuqala unyaka. |
Uthe lokhu kuzosiza ukuxazulula inkinga yalaba abangakakhokhelwa ukuze kungakapakeli kuJanuwari. |
Uthe lokhu kuzothatha isikhashana ngoba bafuna ukwenza isiqiniseko ukuthi izintambo eziphakela ugesi ziphephile ngaphambi kokuthi bawukhanyise. |
Uthe lokhu kuzothatha izinyanga ezintathu bese kwaziwa ngekusasa lalokusebenzisana. |
Uthe lokhu kuzovulela ithuba abanye abadlali abebengalitholi ithuba lokudlala njalo nokuthi bakwazi ukusayinisa abanye abadlali abasalambele ithuba lokuzakhela igama ebholeni. Ube esekuqinisekisa nokuthi bakhona abadlali abanamava abazobagcina eqenjini ukuvivela isizini ezayo, okubalwa kubo uPhilani “Maoti” Shange, Issa Sarr, wathi uSiyabonga “Bhele” Nomvethe abasaxoxisana naye, |
Uthe lokhu kuzowisa umnotho wezwe ngoba kulahleka uR1 billion ngosuku uma kucinywa ugesi eNingizimu Afrika. |
Uthe lokhu kwadalwa ngukuntula kwawo imali. |
Uthe lokhu kwakudalwa amacala ake awaphenya athinta amaphoyisa nokubalwa icala lomphathi wezobunhloli uMnuz Richard Mdluli. |
Uthe lokhu kwamehlela ngosuku olukhulu lokuhlukanisa unyaka, ngalowo mzuzu wayetetemuka nabanye kumnandi bengcebeleko olwandle kanti isoka lihlela ukumala. |
Uthe lokhu kwandisa igebe lokungalingani phakathi kwabampofu nabacebile ngoba nengqalasizinda yeMetrorail neyeGautrain ihlukile kakhulu. |
Uthe lokhu kwenza abantu basale bengenayo imali eyanele ngoba kunyuke imali abayikhokha ezikweletini zabo kanti uma kunyuka ukudla kusho ukuthi bazothenga lokho okuyizidingongqangi, bangakwazi ukuthenga okunye. |
Uthe lokhu kwenza abanye baphume emabandleni ngoba bekhaliswa wukuthi bayanikela kodwa imali abayiboni ukuthi ishonaphi. |
Uthe lokhu kwenza bangakwazi ukumvakashela ngendlela uyise. |
Uthe lokhu kwenza izigebengu zidle imali yoMbuso bese abantu okufanele bathole izibonelelo basale behluphekile. |
Uthe lokhu kwenze i-system yabo yokubhalisa yahamba ngolonwabu ngoba baningi abantu abebebhalisa ngesikhathi esisodwa. |
Uthe lokhu kwenzeka esikhathini esibi lapho abantu behlaselwa yiCovid-19 futhi kumele badle kuqala ngaphambi kokuphuza amaphilisi. |
Uthe lokhu kwenzeka kulandela ukubizwa kwakhe uphiko olwalumele abafundi (SRC) yeNyuvesi ayefunda kuyo kulandela imibhikisho yabafundi eyayenzeka ngalowo nyaka. |
Uthe lokhu kwenze ukuthi akhulume nalezi zifundazwe ukuthi zibhekane nalesi simo. |
Uthe lokhu kwenziwa ngamabomu ngoba kulesi sifundazwe kunesibalo esiphezulu sabantu abanofuba. |
Uthe lokhu kwenziwa ukuthi abapristi abangaphansi komhlangano iThird Order Secular (TOR ) banenqubo yabo abayilandelayo. |
Uthe lokhu kwenziwe njengoba kuqhubeka khona uphenyo lwangaphakathi emnywangweni necala elivulelwe leli phoyisa esiteshini samaphoyisa. |
Uthe lokhu kwenziwe ukuthi izibalo zokuthelelana kwabafundi ngeCovid-19 ezikoleni ziyanyuka. Uthe izifunda ezithinteke kakhulu iPhoenix noMlaza, KwaZulu-Natal naseMotheo eseFree State, kuphezulu kakhulu. |
Uthe lokhu kwenziwe wukuthi uhulumeni wamisa ukwenziwa kwezinto eziningi ezihambisana nokuthi leli lizwe belibekwe esigabeni senhlekelele. |
Uthe lokhu nakanjani kuzojabulisa abalandeli bomculo kamaskandi ngoba Igcokama ngomunye wabaculi abanegama kulolu hlobo lomculo. |
Uthe lokhu ngeke kumsinde ngoba uhlelekile, uyakwazi ukuhlela izinto ngendlela. Uthe kujwayelekile ukuthi abaholi babambe izikhundla ezimbili eqenjini nakuhulumeni. |
Uthe lokhu ngenye yemizamo yokulwa nokubhebhetheka kwegciwane. |
Uthe: “ Lokhu ngikwenza ngokulandela umthetho (Resolution 8.2), owathathwa engqungqutheleni ka-54 ye-ANC, othi lonke iqabane elisolwa, noma elithinteka kwinkohlakalo kumele liyophendula kwikomiti lezobuqotho noma libhekane nokuqondiswa ubugwegwe. Umthetho esavumelana ngawo ka-8.3 uthi abantu abahluleka ukuchaza okubambekayo komele behle esikhundleni noma bathathelwe izinyathelo.” |
Uthe lokhu okwenzeka ngoJulayi kwabafica bengazelele. |
Uthe lokhu okwenzekayo eqenjini kumele kube isiqalo esisha. |
Uthe lokhu okwenzekayo kusewukuxhaphazeka kwabaculi bakamaskandi. |
Uthe lokhu okwenzekile ngeke kuze kubuphazamise ubudlelwane babo ne-ANC. |
Uthe lokhu sekubeke nempilo yabanye abantu esimeni esibucayi. |
Uthe lokhu sekuholele ekutheni kube nezindawo eziyisizinda segciwane kubo bonke omasipala esifundazweni. |
Uthe lokhu sekumkhuphulele ugqozi lokuthi afune ubulungiswa kakhulu kunaphambilini. |
Uthe lokhu sekwenze ezinye zezakhamizi zaiyifulathela le ndawo ngenxa yalezi zigameko. |
Uthe lokhu ubekwenza ngoba ubefuna kugcine kuphume umbala othile. Lokhu kumshiye onakele ekhanda,” kusho lo dokotela. |
Uthe lokhu ukusho ngoba amantombazane aneminyaka ephakathi kuka-15 kuya ku-24 yiwo asengozini yokuthola igciwane kuleli njengoba izibalo zikhombisa ukuthi angu-1 745 amantombazane angenwa yigciwane njalo ngesonto. |
Uthe lokhu ukwenza ngenxa yesimo somnotho esingesihle nesikhalo sokuthi inkulu kakhulu. |
Uthe lokhu ukwenzela ukukhuthaza abafundi ukuthi bahlanze. |
Uthe lokhu ukwenze ngokuvula i-account yasebhange, wadlulisa umyalezo ezinduneni ukuthi zitshele abalandeli abafuna ukuba nayo kuqala ukuthi bafake ama-oda. |
Uthe lokhu usuke ekwenzela ukuthi abone ukuthi abalandeli bakhe bazothini. |
Uthe lokhu uyakubona aphinde akuzwe uma izingane sezikhuluma njengoba kade kukhona abafundi ebebemele zonke izifundazwe zakuleli ebebenikezwe ithuba lokuba baphefumule ngezinselelo izingane zakuleli ezihlangabezana nazo. |
Uthe lokhu uzokwenza eminyakeni emihlanu ezayo ngokuhamba efongqa isigqoko emazweni ehlukene. |
Uthe lokhu wenza lokhu ukulandela nokuhlonipha umyalelo kadokotela omdonse ngendlebe. |
Uthe lokhu yikho okwenze abanye abasebenzi basale beshaqekile ngesikhathi etholakala nale mishanguzo. |
Uthe lokhu yikona okwenza intengo kaphethroli nodizili inyuke. |
Uthe lokhu yikona okwenze wamisa uMaruping, nezikhulu ze-UIF okungoMnuz Vuyo Mafata obhekelele ezezimali, nobhekelele ukusebenza kwe-UIF uNkk Judith Kumbi noNkk Maria Ramoshaba oyinhloko yokuthengwa kwempahla. |
Uthe lolu bhubhane liveze igebe elikhona emphakathini ekusetshenzisweni kwezobuchwepheshe ukufunda nokufundisa, wathi kunesidingo esikhulu sokufakwa komfutho ekuqinisekiseni ukudonsa kwe-network ne-data engabizi. |
Uthe lolu cwaningo lwenziwe kubantu abancane ngoba lolu hlobo lwegciwane aluluningi kwa-Israel. |
Uthe lolu cwaningo lwenziwe kubantu abangu-400 kanti u-1% kuthiwa ubunegciwane elitholakala kuleli. |
Uthe lolu daba baludlulisele kwabomthetho ukuqinisekisa ukuphepha kwabashayeli nabagibeli. |
Uthe lolu daba bazolulandela, wanxusa abazali bezingane ezixoshiwe ukuba bathinte isifunda saseMajuba. |
Uthe lolu daba kumele luxazululwe egameni likaLuthuli owalwela isithunzi sabantu abamnyama. |
Uthe lolu daba lubaphathe kabi kakhulu ngoba umfowabo kuyaziwa ukuthi akaphilile kahle ngokomqondo, uthola ngisho nesibonelelo sikahulumeni ngakho ukugula. |
Uthe lolu daba lubikiwe emaphoyiseni kanti ayazama ukumsiza kodwa namanje ingane ayikatholakali. |
Uthe lolu daba lukaNkk Mbatha-Makhathini baluxoxe ngisho nobuholi obuphezulu be-IFP ngendlela abebecasuke ngayo. |
Uthe lolu daba lusaphenywa futhi bazodalula eminye imininingwano uma sebeyitholile. |
Uthe lolu daba luzosingathwa abaphethe kule ndawo ngokubambisana namaphoyisa ngokuthi benze isiqiniseko sokuthi into efana nalena eyiphindi yenzeke. |
Uthe lolu daba luzoya enkantolo enkulu ukuze kuzobekwa eceleni ukuboshwa kwakhe nencwadi eyayigunyaza ukuba abosh |
Uthe lolu daba lwamcasula kakhulu waze wavukuza amanye amalungu omndeni, bayogasela emzini walo wesilisa osekhulile. |
Uthe lolu daba okwamanje bazoliyeka ezithebeni zabomthetho njengoba umsolwa eboshiwe. |
Uthe lolu daba selusophikweni olubhekele ukusebenza kwezimali zikamasipala. |
Uthe lolu daba uzolibika nasenduneni ukuze yazi ngoqhekeko lwalo mndeni athe lungagcina lususe udweshu olunganasiphetho. Ukhale nangokuthi izimoto zomkakhe zishayelwa ngumfowabo. Uveze nokuthi kunesula umkakhe asanda kuyithengela umfowabo omncane. |
Uthe lolu hambo luyaziwa nanguNdunankulu waKwaZulu-Natal uMnuz Sihle |
Uthe lolu hambo luzoqala ngoJuni 1, eGoli, Port Elizabeth, Limpopo naKwaZulu Natal edolobheni lakubo eNquthu. |
Uthe lolu hlelo alulona isiqalo nesiphetho sakho konke. Ube esephendula nangokuphawula kukaDJ Zinhle wathi mhlawumbe uthintwe ukuthi usanda kuncoma uBonang muva nje. |
Uthe lolu hlelo lungaphansi komkhakha wakwa-management kuphela, bathi uma inyuvesi ingafuni ukuvumela izitshudeni ukuthi zenze iziqu ezilandelayo kumele luqedwe uhlelo. |
Uthe lolu hlelo lusazokhulumisa kakhulu ngoba uShauwn ungomunye wezinjinga zaseThekwini ezaziwayo ngokuphila impilo engubukhazikhazi, ehamba ngezimoto eziphambili. |
Uthe lolu hlelo luzokwenza ukuthi babe bancane abasebenzi babo okuzodingeka ukuthi bangene olwandle njengoba kwenzeka manje. |
Uthe lolu hlelo luzokwenza ukuthi bonge imali abavele bengenayo baphinde basebenzisane nomphakathi. |
Uthe lolu hlelo luzosetshenziswa yizo zonke izifundazwe. Uthe isisebenzi sikahulumeni okungenzeka singakwazi ukubhalisa sizokwazi ukugoma, sizobhalisa esikhungweni sokugoma. |
Uthe lolu hlelo luzosiza intsha eneminyaka engu-18 kuya ku-35 ngetoho lesikhashana, wathi othisha nabanye abasebenzi ezikoleni, yibona abazosizakala kakhulu. |
Uthe lolu hlelo luzothakaselwa abaningi njengoba ziningi izinto azozikhombisa ngempilo yakhe, abengakaze aziveze phambilini. |
Uthe lolu hlelo ngeke nje lubheke ukuthi yini ezodliwa kodwa nabathanda ukupheka bazosizakala ekuthuthukiseni ikhono labo lokupheka njengoba bezobona konke okudingekayo uma ulungiselela ukudla okuconsisa amathe. |
Uthe lolu hlelo ngolokugcina ngesonto elizayo luyobuya uma sekuphele imidlalo. |
Uthe lolu hlelo olubizwa ngeKasi 2 Kasi Social Relief Program lizosuka KwaMashu lulubhekise eHammarsdale Cash Carry ngoLwesithathu ngo-10 ekuseni bese ludlulela eShadows, KwaDabeka ngeSonto lwango-Agasti 9 ngo12 emini. |
Uthe lolu hlelo seludale imisebenzi engaphezu kuka-750. |
Uthe lolu hlelo uthisha lumsiza ngokuthi akwazi ukubona ukuthi abafundi bakhe yiziphi izibalo abazaziyo. |
Uthe lolu hlobo lobugebengu luke lwadla lubi esikhathini esedlule kodwa ithimba lakwazi ukubunqanda. |
Uthe lolu hlobo lokungcwaba lugunyaziwe yiNhlangano yezeMpilo eMhlabeni, iWorld Health Organisation (WHO). |
Uthe lolu hlobo lwenkinga lujulile ludinga abelaphi abazi imithi ejulile ngoba kufanele kuxhunywane nedlozi lakubo kujulwe ngoba yilona kuphela elingakwazi ukumkhulula kulawa maketango. |
Uthe lolu hlobo lwethimba lwabaqeqeshi lwayisebenzela iBrazil eyayiqeshwa ngaleso sikhathi nguMario Zagallo ngokubambisana noCarlos Parreira. |
Subsets and Splits
No community queries yet
The top public SQL queries from the community will appear here once available.