input
stringlengths 1
130k
⌀ |
---|
Uthe lesi sigameko siyakhombisa ukuthi inkinga yobugebengu inzima kakhulu eThekwini futhi idinga wonke umuntu asukume. |
Uthe lesi sigameko siyizinkomba zokuthi ukuhlangana kwabantu abaningi endaweni ngesikhathi esisodwa kuphuzwe notshwala kuyingozi ekubhebhethekiseni ubhubhane futhi kuphindisela emuva umsebenzi osuwenziwe wokulugwema. |
Uthe lesi sigameko sokuxoshwa kukaNene sacishe sawuguqisa ngamadolo umnotho wakuleli njengoba izimakethe zingazange zimemukele kahle uVan Rooyen. |
Uthe lesi sigameko usibikile kuMasipala waseMsinga ngenhloso yokutholela umndeni usizo. |
Uthe lesi sigungu siphinde sakuqaphela ukuthi uphiko oluqoqela uhulumeni imali yentela, alikwazanga ukwenza umsebenzi walo ngendlela ejwayelekile ngenxa yeCovid-19. |
Uthe lesi sihlahla silambisa ama-cells omdlavuza kanti i-Aguma yona iqinisa amasosha omzimba ukulwa nezifo. Uthe ikhambi lakhe uselivivinye kubantu abebenesandulela ngculaza abathola ukuthi yaphela ngemuva kwesikhashana beliphuzile. Uthe akazihluphanga ngokuphumela obala ngalolu daba ngoba uyazi ukuthi abantu bathemba uhulumeni kakhulu kunabefundisi. |
Uthe lesi sihluku sibonakala emazweni abaningi, njengoba kuke kwabonakala odabeni oluthinta uMnuz Collins Khoza waseGoli owashona emva kwezinyanga zokuhlukunyezwa amaphoyisa namasosha ayeqaphe ukuziphatha kwabantu njengoba izwe ligonqile. |
Uthe lesi sikhangiso sikhombisa ngokusobala ukuthi iDA ayibaqondi kahle abantu abamnyama ngokosiko, ngokwendlela yokuphila nangokuthi abahlekisi ngokufa. |
Uthe lesi sikhathi besingahambi mahhala kepha ubakha abangani kubaqeqeshi asebenza nabo, abhekana nabo nakubadlali ngokunjalo. |
Uthe lesi sikhathi sesizini sikhomba ukuthi abadlali kumele baqine ngokomqondo ngaphezu kokuqina emizimbeni, into abona ukuthi abayenzanga emdlalweni wePirates. |
Uthe lesi sikhungo sizokhiqizela iNingizimu Afrika imigomo engu-30 million asebenesivumelwano ngayo nale nkampani. |
Uthe lesi sikhwama selokhu sethulwa ngoMeyi 15 kodwa sesitakule imindeni eminingi yaseMlaza, Mayville,Cato Manor, KwaDabeka naseClermont. |
Uthe lesi sikhwama selokhu sethulwa ngoMeyi 15 kodwa sesitakule imindeni eminingi yaseMlaza, Mayville,Cato Manor, KwaDabeka naseClermont. "Asigcini ngokunikela ngokudla kuphela kodwa sinikezela nangama-sanitizer nezifonyo." |
Uthe lesi sikhwama sizosebenza nezikhungo zemfundo ukufundisa izingane ezihlwempu, ukufundisa imiphakathi ngezinto ezahlukene ezikhungethe izwe, ukugqugquzela ukuhlala ngokubekezelelana, ukufukula imindeni ehlwempu nokunye. |
Uthe lesi sikhwama sizoxhasa izitshudeni zasemakolishi ngoR24 billion kule minyaka wathi kumele kukhiqizwe ama-artisan. |
Uthe lesi sikole asinawo amakhamera yize sinakekela izingane ezingakwazi ukuzikhulumela zisho uma kukhona into engeyinhle eyenzekile kuzona. Uthe uyafisa ukuthi uMnyango wezeMfundo ungenelele. |
Uthe lesi sikole asinaye umabhalane nehhovisi likathishanhloko lihlangene namagumbi abafundi. "Sinenkinga yamanzi. Uma ehambile kompimpi siyaphoqeleka ukuba sisebenzise amathangi anamanzi amadala futhi angcolile, lokho okungasiholela ekutheni sigule," kuphetha umthombo wesibili. Nawo ukhale kakhulu ngemali ekhokhwa ngabazali ewuR300, ongabonakali umsebenzi wayo. Nomunye umzali unxuse uMnyango wezeMfundo usizi lwabafundi bakulesi sikole. |
Uthe lesi sikole esinamagumbi angu-12, ayisihlanu kuwo ashe angqongqa kubalwa izincwadi nefenisha yokuhlala abafundi. |
Uthe lesi sikole sekuphele iminyaka engu-20 siqhubeka nokwenza kahle. |
Uthe lesi sikole sinabafundi abangu-287 abenza uGrade 12, nothisha abangu-49. |
Uthe lesi sikole sizoba neMedia Centre namakilasi azohambisana nezifundo ezithathwa njengezibaluleke kakhulu esikhathini samanje. UMshengu unxuse umphakathi waseCornubia ukuthi usinakekele isikole. Ukhale ngababhikisha bacekele phansi izikole, okumosha nekusasa lezingane. |
Uthe lesi simo besibonakala singaphezulu kwamaphoyisa kanti kukhona abakufundile kuso. Wathi yingakho bezifikile mathupha kulezi zindawo ezikhahlamezekile ukuze uma sekuthathwa izinqumo bezokhuluma ngento abayibonile. |
Uthe lesi simo senza ukuthi abatshali bezimali bahudule izinyawo ngoba sebelahlekelwe yithemba emnothweni. Uveze ukuthi uma isimo sezwe siqhubeka bazobaleka bonke abatshali bezimali ngoba akukho okubabophezela ukuthi batshale kuleli. |
Uthe lesi simo sibaphethe kabi endaweni ngoba izingane zamantombazane eziyigugu kubo sezingene ekubeni ngamaphara. |
Uthe lesi simo sibeka abasebenzi neziguli engcupheni futhi senza abasebenzi bazithole bengakwazi ukuvikela iziguli. |
Uthe lesi simo sihlukumeza kakhulu abesifazane ikakhulukazi abebeyizisulu zokuhlukunyezwa ngenxa yobulili. |
Uthe lesi simo sikhungethe cishe wonke amahostela aseThekwini, okuyinto ebeka impilo yabantu bakhona esimeni esibucayi. |
Uthe lesi simo simphathe kabi kakhulu ngoba isimo somzukulu wakhe uyasazi futhi uqale ukungenwa ngabadala eseneminyaka eyisikhombisa. Uveze ukuthi akaphikisani nokuthi lo mfundi agunde kodwa ubecele ukuthi isikole simnike isikhashana ukuze akwazi ukumenzela usiko ngendlela efanele kuqala. Isazi samasiko uDkt Velaphi VVO Mkhize, sithe ukungenwa abadala yinto umuntu azalwa nayo. |
Uthe lesi simo singase senze ukuthi i-ANC ikwazi ukuphatha labo masipala. |
Uthe lesi simo siphoxe kakhulu indawo yabo futhi kubadumazile kakhulu okwenzekile. |
Uthe lesi simo siyakwazi ukulungiseka ngemishanguzo kokunye ngokuhlinzwa. |
Uthe lesi sinqumo senza kube sengathi umuntu osuke esolwa usenecala. |
Uthe lesi sinqumo sidweba isithombe esibi emphakathini kube sengathi kunetulo elikhona ngoZuma. |
Uthe lesi sinqumo sithathwe emuva komhlangano wangoMgqibelo weFederal Executive nawo obuwenziwa kusetshenziswa ubuchwepheshe. |
Uthe lesi sinqumo sithinta zonke izifundazwe. Amanye amabanga wona ayoze abuyele ezikoleni maphakathi noJulayi ngezindlela ezahlukene. |
Uthe lesi sinqumo sokuzishada wasithatha esecabange kahle futhi siyamjabulisa akazisoli. Akayingeni eyabantu abamgxekayo abangayizwa kahle indaba yokuzishada. |
Uthe lesi sinxephezelo basibona sifanele ngoba impilo kaNondumiso ayisafani nakuqala. |
Uthe lesi siphuzo sakhe sizoqala ukutholakala ngoJanuwari futhi uzozibambela yena asisabalalise. Uthe ucela abantu balindele isiphuzo esimnandi esehlukile esinika amandla njengaye njengoba egxumagxuma engakhathali eseshaya adume ngazo. |
Uthe lesi sithombe sasingathathwa noma ikuphi. |
Uthe lesi sitolo sakhiwa umkhulu wabo ngoba efuna kube ifa lomndeni wakhe. |
Uthe lesi sivumelwano sisemqoka ngoba ngeke sizuzise yena kuphela kodwa sizohlomulisa nomphakathi obambe iqhaza emculweni kuleli. Izikhalo ngokuxhashazwa kwabaculi yinto athe izophenduka umlando njengoba ezokwenza isiqiniseko sokuthi izivumelwano zizoba neqiniso. |
Uthe lesi sivumelwano soqinisekisa ukuthi kukhona ukuncintisana okuhle emakethe futhi uyathemba nezinye izinkampani zizoza neziphakamiso zokwehlisa intengo yemikhiqizo. |
Uthe lesi sivuvu sesine silindeleke ukuthi sibe maphakathi nenyanga ezayo (uDisemba) noma ngasekupheleni kwawo, noma ngasekuqaleni konyaka ozayo. |
Uthe lesi sivuvu sizolimaza umnotho ovele udonsa kanzima. |
Uthe lesi yisichitho esinamandla amakhulu esibizwa ngokuthi umzondo esilumbaniswa nenhlabathi yamathuna asekhaya uma sithakwa. Uthe siyelapheka uma engathola inyangamthandazi ewazi kahle amakhambi esintu. |
Uthe leso sinqumo inkosi yasithatha ngaphandle kokunaka ukuthi uDaniyeli yena wabe engazange alithole ithuba lokuba atolike iphupho lenkosi. |
Uthe le veni ibiya ngasemgwaqweni uDannhauser. Le moto kuthiwa ivinjiwe yaseshwa kanti kuthe sekuseshwa isigadla sayo, amaphoyisa athola amasaka ayisishiyagalolunye ango-50kg. Kuwona bekukhona insangu engu-450 kg engabiza uR500 000 uma idayiswa emgwaqweni. |
Uthe le yimizamo yokumdidisa emsebenzini wakhe. |
Uthe leyo yimali encane kakhulu ngoba usuke emoshe nesikhathi sakhe eya kuleyo ndawo yobumnandi. |
Uthe lezi nguquko ezenziwe kwiKhabhinethi azihlangene nezimpi zangaphakathi kwi-ANC. |
Uthe lezi zenzo zidale ukuthi kube nokwephulwa kwemithetho yomgwaqo, kwadala ukuthi kube nezinhlekelele zezingozi emigwaqweni yakuleli. Amaphoyisa aboshiwe azovela ngoLwesibili ezinkantolo zemantshi ezisePitoli, Temba naseHammanskraal. |
Uthe lezi zibalo zincane kunalezi ebezibhekiwe kodwa konke kubangelwa ukusebenza ngokuzikhandla kwabezempilo kuleli ukunqanda ukubhebhetheka kwaleli gciwane nokuziphatha ngendlela komphakathi wakuleli. |
Uthe lezi zibhamu uma seziqoqiwe ziyashiswa ukuze zicekelwe phansi. |
Uthe lezi zibhelu zakhipha izidumbu, kwaboshwa inqwaba yabantu, abanye baphelelwa umsebenzi. |
Uthe lezi zibonelelo aziholwa unomphela, ngakho osiholayo uyahlolwa ngudokotela okunguye owenza umbiko wokuthi usafanele yini ukusihola. |
Uthe lezi ziboshwa azizange zifakwe ohlwini, iNational Forensic DNA database. |
Uthe lezi zidakamizwa zibulala ikusasa labantu abasha emphakathini. |
Uthe lezi zidakamizwa zivundululwe ngamaphoyisa ophiko olulwisana nokusatshalaliswa kwezibhamu ezingekho emthethweni nokudayiswa kwezidakamizwa esifundazweni ngeSonto, ePhoyinti. |
Uthe lezi zidingo aziyona ingqayizivele emphakathini ngoba kuleli lizwe kunabantu abaphila nazo. |
Uthe lezi zigameko zihleliwe futhi zihambisana nobugebengu. Uqhube wathi abomthetho bafuna ukubamba abasusi bodweshu okuthiwa seludlule nabantu abevile ku-10. |
Uthe lezi ziguli zifike zidumale ngoba amaphara asuke esenabantu bawo ababeke phambili kolayini abakhokhe oR50 ngefayela. Okwenzekayo ngokusho komthombo, ngezikhathi zantambama omabhalane bakhipha ngasese amafayela eziguli bawanikeze amaphara, wona atshela iziguli ezisuke zizobekisa izindawo zangakusasa ukuthi azikhokhe uR50 ukuze zibe phambili kolayini ngakusasa. |
Uthe lezi zikhulu zimiswa nje ekubeni kunomyalelo owakhishwa yi-ANC wokuthi kumiswe ukukhishwa kwamathenda kuze kudlule ukhetho ngoMeyi. |
Uthe lezi zikhungo ezikhokhisa kancane ngezokuhlala abasebenzi abahlala kude nalapho besebenza khona noma abanezinkinga ezithile. |
Uthe lezi zimpawu zivela kumuntu phakathi kwamahora angu-24 kuya kwangu-72 ethole igciwane. |
Uthe lezi zindlu zifike ngesikhathi esihle kulo mphakathi ohlomule ngazo, kwazise namakhaza asebusika aseqalile ukuzwela kakhulu. |
Uthe lezi zingane sisesimeni esingesihle njengoba zingasafuni nokuya esikoleni. |
Uthe lezi zingxoxo naye zizomsiza ngokuthi athole amaqhinga okumelana nezinkinga asazohlangabezana nazo emendweni. |
Uthe lezi zinhlelo sekuphele iminyaka zasungulwa kodwa isibalo sabantu abangasebenzi kuleli asibi ngcono. |
Uthe lezi zinhlelo zibuyisa isithunzi kulesi sikole. |
Uthe lezi zinhlelo zidinga ukuthi wonke umuntu abambe iqhaza ekutheni ziphumelele. |
Uthe lezi zinhlelo zizoqala ngo-7.30 ebusuku zize ziphele ngo-9.00 ebusuku. |
Uthe lezi zinkampani zisebenzisana neminyango ehlukene kahulumeni, omasipala, iminyango yezifundazwe ukufuqa umbono walo mnyango wokuhlinzeka ngezindlu ezweni. |
Uthe lezi zinkampani ziyafana wathi abasebenzi basaxhashazwa. Uqhube wathi uRamaphosa kumele azoxolisa kubafelokazi nakulabo bavukuzi abalimala. Ethula inkulumo ngobuchwepheshe umholi we-UDM uMnuz Bantu Holomisa, uthe abaphethe kwi-ANC kumele bazithobe bayoxolisa ngalesi sigameko saseMarikana. |
Uthe lezi zinsizwa zaseMnambithi zidlala indima enkulu empilweni yakhe ngoba zihlale zimgqugquzela njalo ukuthi azethembe nokuthi abengumculi ongcono kunakuqala. |
Uthe lezi zinsolo uzizwe ngemuva kokunqaba ukukhipha imali ekade esatshiniswa ngokuthi zizobhadlazwa emphakathini uma engakhokhi. |
Uthe lezi zinsuku zizovumela uZuma ukuba akwazi ukufaka ezinye izinsuku uma efuna kuhlehle icala bese eletha ubufakazi obuzomfakazela kuleso sicelo. |
Uthe lezi zintatheli zigcine zidedeliwe wathi sebeqale uphenyo ngalesi sehlakalo. |
Uthe lezi zinto zizomsiza kakhulu ngoba imoto iyona azohamba ngayo uma eyokwenza umsebenzi emicimbini ehlukene. |
Uthe lezi ziteshi zilethwe ezindaweni lapho kuhamba kancane khona uhlelo lokugoma. |
Uthe lezi zithandani bese zithandane iminyaka emithathu futhi zihlala ndawonye. |
Uthe lezi zitofu zinomthelela omkhulu ekutheni kushe imijondolo kugcine sekushona abantu. |
Uthe lezo zitshudeni ezihlala ezindaweni zamakolishi zizothola uR33 000 ngonyaka, ezihlala ezindaweni eziqashwe yizikhungo zizoxhaswa ngoR25 000 uma zisemadolobheni, zixhaswe ngoR18 900 uma zihlala ezindaweni ezicishe zibe ngamadolobha bese kuthi ezihlala emakhaya zixhaswe ngoR15 750. |
Uthe lifuna ukuncintisana ne-Freedom Front Plus ebukeka ilwela abalimi. |
Uthe likhona elinye ilungu elifungisiwe elivale isikhala sikaDlungwane. |
Uthe likhulu iqhaza elibanjwa abesifazane abakhulisa izingane ngabodwa. |
Uthe likhulu iqhaza elibanjwe yi-Afrika kwi-UCLG, ikomkhulu layo eliseSpain. |
Uthe likhulu iqhaza elibanjwe yisizwe saKwaButhelezi esizweni sikaZulu. |
Uthe likhulu iqhaza leSilo kuhulumeni. Yiso esivula nesiShayamthetho sesifundazwe, sivule neNdlu yobuHoli boMdabu sengamele nenqwaba yemikhosi okubalwa kuyo owoMhlanga, oWoselwa, owokuKhumbula iLembe, owamaganu, uMkhosi woMama neminye. |
Uthe lingawa licoshwe zinkukhu uma lolu hlelo lungaqala ukuboniswa kuthelevishini ngaphandle kwemvume yakhe. |
Uthe liphazamisekile ibhizinisi ngenkathi kucekelwa phansi amanye amagatsha alo, kwebiwa namabhokisi kodwa abashayekanga kakhulu. |
Uthe liphezulu kakhulu izinga labangasebenzi njengoba lingu-29.1%. |
Uthe liphinde lathola nombiko ovela ethimbeni eliholwa nguMgcinimafa uMnuz Paul Mashatile, ngemigomo ephakanyisiwe yokuziphatha kwalabo abazobe bemisiwe. |
Uthe liphume nobovu ngokuhamba kwalaba abahlanu. |
Uthe livulwe ngemuva kokuthi kube khona umfana oneminyaka engu-14 ogwaziwe emlenzeni. |
Uthe liyakhula nebhizinisi lokuqashisa izitshudeni, abaningi abathenga izindlu ukungena kulona. |
Uthe liyalawuleka njengoba sinyuka isibalo sabalulamayo wathi singaze sifinyelele ku-98%. |
Uthe lizobheka nokuthi labo abasuke belahlwe ilawa macala ezikhungweni bangakwazi ukubalekela kwezinye lapho bezofike basebenze khona. |
Uthe lizoqala ngoJulayi 21 nonyaka icala lokubulawa kowayikhansela le-ANC, uMnuz Qashana Mchunu, okuboshwe kulona abasolwa abayisikhombisa. |
Uthe lobu budlelwano bakhe neMbube ububona bubalulekile ngoba kugqugquzela ukuzwana phakathi kwabantu bezinhlanga ezahlukene abahlala KwaZulu-Natal. Uthe ukucwasana ngokwebala ukuzonda kabi futhi enye yezinto azikhuzayo uma ehambela imiphakathi eyahlukene. Uveze ukuthi basekhona abantu abambuka bemnyonkoloza uma bembona ephansi phezulu namasiko amaZulu ebe engowoMdabu waseNdiya. Abanye baze bangamkhulumisi uma ebabingelela ngesiZulu. |
Uthe lobu bugebengu babubambe ngemuva kophenyo ebebelwenza olubaholele ekutheni bathole wonke umkhonyovu. |
Subsets and Splits
No community queries yet
The top public SQL queries from the community will appear here once available.