input
stringlengths
1
130k
Uthe labo abasuke bezobika amacala okuhlukunyezwa ngokocansi abangabhekwa ukuthi bagqoke kanjani noma kuphawulwe ngokugqokwa kwabo ngoba amaphoyisa awabona abasiki bengqephu kodwa okudingeka kuwo wukuba alekelele abesifazane abasuke bedinga usizo lwezomthetho.
Uthe labo abazibiza ngeMKMVA kumele bayeke ukusebenzisa igama lohlaka olwalulwela inkululeko ukufeza izinhloso zabo.
Uthe labo abazohluleka ukuhlangabezana nalo mnqamulajuqu ngeke bakwazi ukungenela ukhetho.
Uthe labo abazoqhubeka bafake izicelo ngamaphepha zizoqhubeka zamukelwe ngoba bayazi kunzima kwabanye ukuthola izindawo ezine-internet.
Uthe labo abenza lokhu kumele bavezwe.
Uthe labo bafundi abebesoleka ukuthi bawathola lawa maphepha okukholakala ukuthi bakulawo maqembu akwabelwana kuwo iphepha, bebethola amamaki ahlukene ngesikhathi kuqhutshekwa nokumaka okwenza kungabi nobufakazi bokuthi bangena ephepheni sebelihlaziyile iphepha.
Uthe labo bafundi baphinde bahlasela umfundi obethathelwe iselula izolo nokuyilapho kusuke isidumo esiholele ekutheni kubulawe uSihle noMangaliso.
Uthe labo dokotela bazotshalwa ezindaweni ezahlukile ngokwamathalente abo nokuthi badingeka kuphi kakhulu.
Uthe labo fakazi bathe ngeke bekwazi ukuza ngoJuni, ukuzothula ubufakazi kodwa bengeza ngoJulayi.
Uthe labo gandaganda bazosiza kakhulu abantu besifazane, intsha nomphakathi jikelele, ikakhulukazi ezindaweni zasemakhaya.
Uthe labo gandaganda kabenele kodwa bazowenza umehluko endaweni yabo.
Uthe labo okuhoxiswe amacala abo, abacabanga ukubabopha bangakwenza lokhu uma bethanda ngoba yilungelo labo.
Uthe labo okumele bathathelwe izinyathelo zomthetho basheshe.
Uthe labo sonhlalakahle bazoqala ukusebenza ngoJanuwari ngonyaka ozayo.
Uthe lafike ladlala neTembu Royals, ladlulela esigabeni esilandelayo lapho elahlula khona i-Ellerines FC yaKwaMashu nakhona futhi lanqoba.
Uthe la macala womabili abephenywa uphiko lwamaphoyisa aseMpangeni oluphenya amacala odlame lwemindeni, ukuvikelwa kwabantwana nawocansi.
Uthe la madoda kulindeleke ukuthi avele enkantolo ngamacala omkhonyovu.
Uthe lamaholidi anqanyuliwe kothisha, yinto ezokwenzeka kulo nyaka kuphela, ngonyaka ozayo kuzoqhutshekwa njengokwejwayelekile.
Uthe la makhansela ngoMnuz Sibonginkosi Biyela, obeyimeya, u-Eric Masikane, uTholinhlanhla Ngema, uZipho Ndlovu noNhlonipho Buthelezi.
Uthe la malungu kumele kube ngabesilisa ababili nabesifazane ababili.
Uthe lama phepha akhulisa iminyaka ka-Aaliyah owayena-15 ngeminyaka emithathu.
Uthe la maphilisi avame ukusetshenziswa abesifazane abakhulelwe ukulwa nezifo ezithile nezinkinga zezempilo izingane ezingahlangabezana nazo ngesikhathi besakhulelwe. La maphilisi ayadinga ukuthi uthi uwathatha ube uqinisekisa ukuthi udla ngendlela. Ukudla inyama namaqanda kungenza umehluko ekulweni nezifo okubalwa kuzo esokushoda kwegazi emzimbeni. Ukudla izithelo nemifino kungasiza ekutheni abantu besifazane abakhulelwe babe nezakhamzimba ezidingekayo ngesikhathi besakhulelwe okubalwa kuzo i-iron.
Uthe lamaphoyisa amabili, okukhona elingu-inspector nelingu-costable aneminyaka engu-37 newu-60, aphucwa izibhamu zawo zomthetho.
Uthe la maphoyisa azozithungatha zonke lezi ziboshwa futhi anikwe nezinsiza ezanele zokwenza lo msebenzi.
Uthe la mazwi afana nalawa abhebhethekisa udlame, kungaba kuhle ukuthi kuhlonishwane.
Uthe lapha kubhungwa nangokuthi itekisi kumele ilayishe abantu abangaki ngezikhathi zokusebenza.
Uthe lapho abekade besola khona umkhonyovu abasebenzi be-IEC bebebikela amaphoyisa.
Uthe lapho amangala khona yingesikhathi uHlatshwayo enikwa ibhande kwiWits nakwiBafana asegijime kuyo imidlalo ewu-44.
Uthe lapho bebehlukanisela khona ayingeni imoto ngakho izigebengu zibaleke ngezinyawo zaze zayofika ezimotweni ezimbili ebezihamba ngazo, zashaya zachitha.
Uthe lapho beqashe khona nezingane zakhe, ucelwe ukuba aphume ekupheleni kwaleli sonto njengoba engasakwazi ukukhokhela indawo.
Uthe lapho bezobe beqeqeshelwa khona uzimisele ngokufunda okuningi okuzomsiza ngosuku lomcimbi omkhulu.
Uthe lapho eqala ukuthi uyangena egiyeni, walimala engozini yemoto okuholele ekutheni ahlale amanye amasonto ayisithupha engaziqeqeshi neqembu .
Uthe lapho kwakunenkinga yokuxhumana phakathi kwamaphoyisa, kwakusetshenziswa amaselula, ngakho ngeke kwathiwa inkinga yokuxhumana kwamaphoyisa yaba yimbangela enkulu yokuphuma kwesimo esandleni, kodwa imbangela ukushoda kwezinsiza nokuthi yikuphi okwakuzokwenziwa ukubhekana nesimo.
Uthe lapho uhulumeni ebethembise ukuthi uzosiza, uzoqhubeka alekelele kodwa alukho uxhaso olusha azolufaka obekukade kungavunyelwananga ngalo.
Uthe lawa mabhasi azoqale ahlolwe wonke ukuthi asesimeni esifanele yini ukuthi angathutha abantu ngaphambi kokuthi athwale lezi zintombi.
Uthe lawa madoda avele enkantolo yeMantshi yaseZakheni lapho ebekwe khona icala lokugqekeza umuzi nelokutholwa nempahla eyebiwe.
Uthe lawa maphoyisa afike amshiya evenini angena esiteshini sase-Alexander waze wabuya namanye amaphoyisa abengena ebusuku. Lo mfundi uthe lawa maphoyisa abephuza utshwala ngesikhathi ehamba naye.
Uthe lawa maphoyisa afike ngenqwaba yamaveni ezosesha kule ndawo, ashaqa notshwala.
UTHELAWAYEKA womgwaqo uN3 ngaseLion's River Interchange (exit 114) uzovalwa amahora amabili ngosuku izinsuku ezingu-17 ezizayo kusuka ngoMsombuluko.
Uthe lawo angaphezulu kuka-119 000 afunda uGrade 10 kuya ku-matric.
Uthe lawo maphoyisa athatha amashansi, enze okuphambene, azobhekana kabuhlungu nengalo yomthetho. Uqhube wathi ngeke bawabekezelele amaphoyisa athatha kancane abantu bakuleli, aphula amalungelo abo.
Uthe le albhamu inezingoma ezingu-12, zonke eziqanjwe yibona beyiqembu.
Uthe le-albhamu iqukethe izingoma zothando, inaneculo elithi Ungesabi okuyiculo uDumi alicula esiqeshini sakhe sokugcina kwiRhythm City.
Uthe le albhamu ishaya ngesigqi esijwayeleke ezingomeni zakhe.
Uthe le albhamu uyendlalela ngengoma ehamba ngayodwa ethi Libhaliwe ebhalwe nguLinda Gcwensa futhi yadidiyelwa nguMondli Ngcobo.
Uthe le albhamu uyikhiphe kuleli ngemuva kokuthatha ikhefu leminyaka elinganiselwa kweyishumi njengoba ubesekhipha ama-albhamu emazweni aphesheya kuphela.
Uthe le App ngeke ikuhlonze ukuthi ukuphi nendawo wanxusa nokuthi abantu babe noWhatsApp okhuluma ngezinto ezithinta iCorona.
Uthe le femu ingenkulu endaweni yabo. Uqhube wathi bayaziqonda izikhalo zabasebenzi kodwa kube nzima kakhulu kubo bengasenawo amanzi emphakathini.
Uthe le filimu eqoshelwe eClermont, ikuthatha ikubeke ngephara (indawo elingiswa nguNdlebe) elihlukumeza umphakathi kangangokuthi uzizwa ungaphephile.
Uthe le filimu iqoshelwe eThekwini ngo-2017 njengoba kuyima izokhonjiswa.
Uthe le filimu izotshatshulelwa abaningi kodwa akuthanda kakhulu ukuthi izofundisa abantu abangasathandani kodwa abanezingane.
Utheleke eCJM kungazelele muntu waxoxa neziguli nabasebenzi nezikhulu
“Utheleke kulesi sibhedlela evutha bhe, ehambisana nobhululu bakhe nabo ebebebudlonyile. Ungene ngaphakathi, wayalela lo mhlengikazi ukuba ashiye yonke into ayenzayo maqede anake umfazi wakhe obeze esibhedlela ezoteta.” Umthombo uthe umhlengikazi umtshelile ukuthi usamatasa, usasiza ezinye iziguli futhi wacela umsolwa ukuba abekezele kancane.
UTHELEKELWE umphakathi wamshaya washona owesilisa waseMlaza okuthiwa ubehlale ehlukumeza unina wezingane zakhe ngokumshaya.
UTHELEKELWE wumphakathi ngamabhodlela nangezibhakela owesilisa waseMachobeni ngaseLindelani, ngemuva kokuvela kokuthi uvezele izingane ezisencane izithombe zocansi.
Uthe leli bhange malivikelwe njenge-African Bank kungaqedwa ngalo.
Uthe leli cala belimthinta kakhulu njengoba indodana yakhe, uMnuz Nsindiso Nyawose, ingomunye wabantu abasinda behlaselwa ngumbulali.
Uthe leli cala limphazamisile emsebenzini njengoba abaphathi bakhe bathatha isinqumo sokummisa ekudanseleni izihlwele.
Uthe leli culo kumele liduduze izizwe nezizwe nokuyikona okwenza akhiphe isimemo kubaculi ukuze angabibikho ozovaleleka ngaphandle.
Uthe leli culo lidlalwe njengoba linjalo, abazange bazishintshe izinhlamvu zalo ezithi “omunye phezu komunye” njengoba abaningi basebebacebisa ukuthi benze njalo.
Uthe leli culo likhuthaza abantu besifazane ukuthi bazibambe ziqine othandweni bangavumeli okuzobahlukumeze emoyeni.
Uthe leli gama aliphasisiwe yiPSL kuze kube kuphothulwa uphenyo ngobunikazi nokuguqulwa kwemininingwane atshele isigungu sePSL ukuthi akazani nayo.
Uthe leli gama lasuselwa ekutheni omunye womama owayedayisa ukudla waphelelwa inyama wapheka inyama yenja. Amakhasimende akhe uma ebuza ukuthi lenyama emnandi kangaka eyani, wayewaphendula ngokuthi eyesinqawunqawu.
Uthe leli gciwane lenze kwashintsha indlela yokufundisa, kwadingeka bafunde ngokushesha ezinye izindlela zokufundisa.
Uthe leli gciwane libe nomthelela omubi kwezemfundo njengoba kushone abantu abangaka cishe ngonyaka owodwa.
Uthe leli gciwane lihlasele kakhulu njengoba iNingizimu Afrika ibhekene nesivunguvungu sesibili.
Uthe leli gciwane liletha izingqinamba ezinhlelweni zokuhlangana kwabantu, ukuvakasha nezinye izinhlelo.
Uthe leli gciwane lithinte abantu abaningi futhi laphazamisa okuningi uma kuziwa endleleni ejwayelekile yokusakaza.
Uthe leli gciwane litholakale eNingizimu Afrika, Botswana naseHong Kong.
Uthe leli hhotela lakhiwa ngemuva kokuthengwa kwe Bed and Breakfast ebinamakamelo angu-15, yabhidlizwa kanti ngaleso sikhathi badale amathuba omsebenzi angaphezulu kuka-200.
Uthe leli ithuba elihle leBlack Brains likukhombisa amakhono ahlukene kuleli ngalo mdlalo. “Thina njengesiteshi sisiza bona ophrojusa ukuthi bakhule futhi basize intsha efuna ukukhula kulo mkhakha iqhakambise amakhono ayo,” kuchaza uNomsa.
Uthe leli ketela lakhe lihlukile ngoba lithatha imizuzu emihlanu ukuthi libile kanti amaketela ajwayelekile athatha imizuzu eyisikhombisa ukuthi amanzi ashise.
Uthe leli khadi lebiwa nyakenye usuzophela. Amaphoyisa athi leli khadi kwaqala ukuthengwa ngalo isiguli sisalele esibhedlela noma sesishonile laqhubeka lasetshenziswa.
Uthe leli khasi selineminyaka engaphezu kwemihlanu lasungulwa kanti selinamalungu
Uthe leli komiti alinamandla okuthatha izinqumo kodwa lenzela isigungu esiphezulu izincomo okuyinto elenza libe yinja engenamazinyo.
Uthe leli loli elimshayisile belihamba emzileni ohamba izimoto ezigijimayo.
Uthe leli payipi abalifakile likwazi ukumelana namanzi anamandla.
Uthe leli pulazi lizoba yisizinda sophiko olukhiqiza imikhiqizo yenkukhu. Lizobe libhekwe ngeso elibukhali wuphiko lukamasipala olubhekelele ibhizinisi lokulima.
Uthe leli qembu lifuna izifundiswa zabaholi abanjengoDkt Mamphela Ramphele owake wasikaza ukusebenzisana neDA ngo-2014, kodwa wagcina esesungule iqembu lakhe lezepolitiki i-Agang SA, emuva kokuthi ekhale ngokungakwazi ukusebenzisana neDA ngenxa yokuthi ibala lisasho lukhulu kwezepolitiki yakuleli.
Uthe leli qembu ligqugquzela ukuhlukanisa abantu ngokuzama ukuthola amavoti.
Uthe leli qembu like laqokwa emicimbini efana nalena esikhathini esedlule futhi bebebambisene nalo kakhulu.
Uthe leliqembu liphuze amabhodlela amabili eshampini yohlobo lwe-Ace of Spades ebiza u-R10 000, amabhodlela amane eshampini iVeuve Clicquot Rich (ebiza izi-R2000 lilinye),amabhodlela amane eHennessy Brandy (R975 lilinye), kanye nezinye iziphuzo.
Uthe leli qembu liyadlala impela alizibeki phansi wathi bebezimisele ngokuwunqoba umdlalo.
Uthe leli temu (State Capture) lisetshenziswa ngabafuna udumo ngoba umbuso wakhiwe iminxa emithathu okungezomthetho, isishayamthetho nongqongqoshe.
Uthe leli thimba eliholwa u-Adv Cronje lizobe liphenya amacala abantu abaphezulu aphathelene nezimali nenkohlakalo.
Uthe leli thimba elizohola lesi sifundazwe lizokwakhiwa ngenhloso yokuhlanganisa i-ANC nokuyenza ibe ngabaholi bomphakathi abasebenzayo. UMagashule uzoba yingxenye yaleli thimba lobuholi besifundazwe kodwa buzoholwa nguMnuz Job Mokgoro,osebe nguNdunankulu waseNorth West kusukela ngoMeyi.
Uthe leli thimba limatasa nokuhlonza ukuthi zingafakeka yini izinciphisajubane ku-R34 njengoba kungumgwaqo omkhulu okuhanjwa kuwo ngo-120.
Uthe leli thimba liqalwe owayengungqongqoshe wezokuthutha nokuphepha, uMnuz Willies Mchunu nowaseGoli, uNkk Faith Mazibuko.
Uthe leli thimba maduzane kumele lihlangane nabakwa-Eskom ngoba le nkinga akwaziwa ukuthi izophela nini.
Uthe leli thuba lisho lukhulu kuyena ngoba lingambeka ethubeni lokuphumelela kwezokulingisa nokuyinto ayithanda eseyingane.
Uthe leli thuba livulekele nakulabo abanganelisekile ngemiphumela yabo abafisa ukumakelwa kabusha noma kubuyekezwe amaphepha abo ezimpendulo kanti amafomu kuthiwa ayatholakala ezikoleni kulabo abafuna ukufaka lezo zicelo.
Uthe leli thuluzi lisebenza ngokuxhumana nesikhungo soMnyango wezeMpilo, ngoba ngenkathi umfundi ezihlola, imininingwane ingena kuleyo yomnyango wezempilo, ukuze wazi ngempilo yazo. Uthe leli thuluzi lizosetshenziswa kuzo zonke izikhungo zezemfundo ephakeme.
Uthe leli tulo bebecabanga ukuthi lisuka eThekwini kodwa babuye babona ukuthi lijulile lihamba lize lifike ezingeni likazwelonke.
Uthe leli zwe sekukaningi liba nokuhlaselana kwezinhlanga ezahlukene, ikakhulukazi kulesi sifundazwe ukuthi kungavunyelwa isimo esifana nalesi ukuthi siqhubeke.
Uthe lelo thuba ulilinde ngabomvu angalithatha egijima ngoba unaso isifiso sokwethula izinhlelo.
Uthe le mali ebizwa ngeyokukhonza yisiko elidala akuyona into eyenziwa uLuthuli kuphela kodwa yayenziwa endulo futhi namanje yenziwa ngamakhosi amaningi, ngakho-ke uhulumeni akakwazi ukwephuca inkosi isihlalo ngoba iqoqa intela yokukhonza.
Uthe le mali ekhishwa yi-UIF ibhekene ngqo nokwehlisa ukhwantalala njengoba kusenalesi simo esinzima esidalwe yigciwane leCovid-19.
Uthe le mali ibekelwe izinhlelo ezithile wathi akumele isetshenziselwe into engafanele ngoba othisha babekwa amacala.
Uthe le mali isuselwa ekutheni kungenzeka babe phakathi kuka-800 kuya ku-2000 abantu okungenzeka bafake izicelo zokunxeshezelwa ezizophasa ngonyaka wokuqala.
Uthe le mali ixuba noR25 million otholwa yiqembu ovela ePhalamende, uR10 million ovela kwabajoyina iqembu njengamalungu alo, uR1.7 million oxetshulwa kumakhansela kanye noR400 000 othathwa kumalungu ePhalamende.