input
stringlengths
1
130k
Uthe kwathi noma unina esenze konke ukuba aphume kuleya ndawo “eyayiyisihogo” kodwa waphinde wabuyela ngoba ezitshela ukuthi wonile kuMdali ngokubaleka.
Uthe kwathi sekuvela ukuthi uGama ubhekene necala lokungalandeli imithetho ethile yokusebenza, ibhodi yaphoqeleka ukuthi libheke omunye umuntu.
Uthe kwathi uma eshintsha indawo yokuhlala umfowabo ngoMashi nonyaka, waqala phansi umsolwa wamhlukumeza kangangoba waze waphahlaza wonke amawindi endlini, wabika ngakho emaphoyiseni.
Uthe kwathiwa abavule ama-akhawunti ebhange, waboleka imali kumashonisa ngoba akasebenzi kanti kumanje usekhokha uR300 ngenyanga, okuyinzalo ayikhipha emalini yesibonelelo yezingane zakhe ezimbili.
Uthe kwathiwa umfowabo ulimele kakhulu ngeke bakwazi ukumbona njengoba izinsalela zazifakwe ku-plastiki.
Uthe kwathiwa uzotshelwa ngesinqumo uma sekuqedwe uphenyo.
Uthe kwathula kwaze kwathi ngo-Ephreli babuya bathi bathande ezimbili. Wamenywa ukuya e-studio eLos Angeles kuyohlanganiswa umculo kodwa wangambona Beyoncé.
Uthe kwavalwa neThusong Centre isikhungo esasibhekele izindaba zentsha.
Uthe kwavezwa imifanekiso okwakungavunywanga ukuthi abesiteshi bayithathe.
Uthe kwavulwa icala lokubulala esiteshini samaphoyisa eMlaza, icala ladluliselwa ethimbeni lamaphoyisa esifundazwe elaliphenya amacala okubulala ayebikwa kuleli hostela.
Uthe kwavunyelwana ngokuthi lolu daba lungabe lusaya enkantolo, kodwa akukho okwashiwo ngombiko owatholakala.
Uthe kwawona amaphoyisa asatshiswa ngawo afike aboleke imali akhohlwe akuzele.
Uthe kwayona iCovid-19 ayisabagulisi ngendlela efanayo abantu njengoba iningi lilindele ukuthi ezinye izimpawu wukukhuphuka kwezinga lokushisa.
Uthe kwayona incwadi obekuthiwa iyamxosha ibingenalo ngisho usuku lokuthi ibhalwe nini.
Uthe kwaze kwaba yibona abamemeza uDlamini engaphandle bethi akavule ngoba imoto yayisizikhiyile. Naye uthe wavula ngoba wayebona ukuthi abasalwi. Lapho uthe kwaphuma uPhuzekhemisi waduba wathi useya ekhaya wahamba ngezinyawo ngoba kwakungasekude.
Uthe kwaze kwafika udokotela owamtshela ukuthi uzoshona akaye esibhedlela lapho ekhona iGateway Hospital.  Ugqugquzele abantu ukuthi bangaqhelelani nodokotela nezibhedlela ngoba kunemishini engekho emakhaya. Naye uthe uyalulama.
Uthe kwaze kwaphoqa ukuba bayoqeqeshwa ngoR20 000.
Uthe kwaziqondanela nje ukuthi abuye sekudlule isonto kuthiwa ungcwatshiwe.
Uthe KwaZulu Natal bangu-30 abantu asebeke bacela usizo kuleli thimba kusukela ngoMeyi kuze kube manje.
Uthe KwaZulu-Natal kunamantombazane asemancane angu-21 650 athole izingane phakathi kukaJuni noNovemba.
Uthe KwaZulu-Natal kusenabantu abakholelwa ekutheni ngeke baphathwe umdlavuza ngoba bekholwa ukuthi umdlavuza uphatha abantu abamhlophe kuphela.
Uthe KwaZulu-Natal muva nje, amaphoyisa amabili alahlekelwe yimpilo esemsebenzini evikela umphakathi. Kulezi zigameko, ubale * -constable oneminyaka ewu-33 odutshulwe emgwaqweni uMusgrave, ejaha obesolwa ngokuba yisigebengu oshonele esibhedlela nokaputeni oneminyaka ewu-55 waseNew Germany odutshulwe ngeledlule.
Uthe kwenzeka le nto nje, umufi ubesanesikhathi esincane ethandene nomsolwa, kwazise kubo kamufi basanda kufika endaweni, abakaqedi nonyaka. Umufi kuthiwa unqume ukumala ngoba esetshelwa ngabantu bendawo ukuthi umsolwa uyisigebengu esaziwayo okusolakala ukuthi yilokho okumdonsele amanzi ngomsele. Kuthiwa ubewukudla kwenduku, engajabule kulobu budlelwano kangangoba ubebuye asatshiswe ngokumbulawa.
Uthe kwenzeka lesi sehlo nje akukaze kuboshwe muntu ngokubulawa komfowabo owadutshulwa ngePhasika.
Uthe kwenzeka lesi sifo nje kugqigqwa ezibhedlela kuyobhekwa abasanda kugingqika nemoto, okungumfowabo omunye nomakoti wakhe.
Uthe kwenzeka lokhu nje wayesebizelwe emsebenzini enkampanini i-E.P.C njengoba eneziqu zokuba uBoiler Maker. Uthe usephenduke umthwalo njengoba esehlala ekhaya othe ilanga engenzi lutho.
Uthe kwenzeka lokhu phezu kokuba Abafana Bes’thende benabadlali bokufika abayizethenjwa emaqenjini angakubo kodwa abasekhaya ababizwa kwelesizwe.
Uthe kwenziwe uhlelo lokuthi abazogoma babhalise. Ukugonywa kwabo kuzoba yizigaba ezimbili kuzoqalwa ngabathintana ngqo neziguli kugcinwe ngalaba abangathintani neziguli.
Uthe kwesinye isigameko, ugqekezelwe emini esemsebenzini, waveza ukuthi bafisa kuqiniswe ezokuphepha ukugwema ukuntshontshelwa impahla ngale ndlela.
Uthe kwesinye isikhathi abezindaba nabahlaziyi batshela umphakathi izinto ezibeka abanye abantu kabi, zenze abanye babe msulwa.
Uthe kwesinye isikhathi baye bathole ukuthi umuntu akanankinga yezidakamizwa kuphela kodwa nasemqondweni unokuphazamiseka, abantu abangeke bakuqonde uma bengamazi egula ngokomqondo.
Uthe kwesinye isikhathi buyamenza umuntu ukuthi aphazamiseke nasemqondweni uma esecwile kubona kakhulu.
Uthe kwesinye isikhathi kuba wubudedengu bezikole ezihlala zingasikhokhi isikweletu, esigcina sesikhuphukela ezigidini. Uveze nokuthi umnyango uthole ukuthi izikole eziningi ezinenkinga yezikweletu ezinkulu, zisemiphakathini okudlange kuyo ugesi wezinyokanyoka nokudonswa kwamanzi ngokungemthetho.
Uthe kwesinye isikhathi ubebekezelela ukuthintwathintwa ngendlela engamukeleki emzimbeni wakhe. “Kubuhlungu engikufunde kulo mkhakha. Kodwa ngiyaziqhenya ngakho konke engikwenzile futhi abantu balibonile ithalente lami,” kuchaza yena.
Uthe kwesinye isikhathi ubeze acele omunye asebenza naye amsize ngamagama anzima ukuwasho.
Uthe kwesinye isikhathi wayengakwazi ukuya esikoleni ngoba imali yayingekho.
Uthe kwesinye isikole eLimpopo omunye wabafundi obekhulelwe ukuvezile ukuthi ubenalo ulwazi ngokuthi angazivikela kanjani ukuze angakhulelwa.
Uthe kwesinye isiqephu kuzobonakala umndeni waseKing Williams Town, lapho ubaba wakhona obesehlale iminyaka engu-18 efihle ingane yakhe.
Uthe kwesinye sezikole asaziyo kunabafundi ngisho bakwaGrade R abahaqwe yigciwane.
Uthe kwezinye izifundazwe, okubalwa kuzo i-Eastern Cape neGauteng, abasebenzi bayahola kodwa nabo banenkinga ne-medical aid kanjalo ne-provident fund.
Uthe kwezinye izifundazwe zikhona izingqinamba zokungahlonishwa kwabantu besifazane kodwa baqale KwaZulu-Natal ukuze balulungise udaba lwabesifazane.
Uthe kwezinye izikhawu abanye abasuke bebulewe abawona ngisho amalungu amaqembu ezepolitiki.
Uthe kwezinye izikhawu ukusebenzisana kwamaqembu kwenza intuthuko ingafiki kubantu.
Uthe kwezinye izikole azikaze zivalwe izikhala zabantu abakhushulelwa ezikhundleni kusekhona ababambile namanje.
Uthe kwezinye izikole bafikile othisha kodwa kwezinye abazange bafike.
Uthe kwezinye izikole bebefuna ukuyotapa impahla efaka ukudla okuphekelwa abafundi nezinye izinsiza ezisetshenziswayo.
Uthe kwezinye izindaba ebezixoxwa naye ubegcina esekhala kwesinye isikhathi ahleke kodwa lokho kukodwa kumfundise lukhulu ngothando.
Uthe kwezinye izindawo abantu bakhokhiswa imali ekhokhwa yizivakashi zaphesheya ekubeni bengenayo imali elingana neyezivakashi zaphesheya.
Uthe kwezinye izindawo abantu bebengenankinga nesigaba sokubuyiswa komhlaba ngaphandle kwesinxephezelo kodwa kwezinye abantu bebekhala ngokuthi uhulumeni kufanele abhekele amalungelo abanikazi bomhlaba.
Uthe kwezinye izindawo othisha bazohamba amabanga amade beyogoma.
Uthe kwezinye izindawo owesilisa ongaganiwe ungcwatshwa ekuseni ngoba kuthathwa ngokuthi akukho nkosikazi ezomzilela.
Uthe kwezinye izindawo sekusetshenziswe imali engaphezu kukaR100 million kodwa zisangcolile.
Uthe kwezinye izinsolo kubandakanyeka abantu abasenga izigidi ngezigidi kuhulumeni okuyimali ebekelwe ukuqwashisa abantu ngeCovid-19.
Uthe kwi-albhamu usebenze nonina uTholakele Ngobese weZingane Zoma noMashwabana Mbatha.
Uthe kwiDurban Gen uzodlala indawo kaDkt Zandile Mkhize futhi uzoqala ukubonakala ngoLwesihlanu noma ngesonto elizayo.
Uthe kwi-EFF akekho umholi ongcono kunomunye.
Uthe kwiMaths uthole * -96% wathi ubengajabula ukube uthole ithothali.
Uthe kwiMetro FM uhlangana nabantu abanezinkinga zomphefumulo, nabona edlala indima enkulu ukubalapha emoyeni.
Uthe kwiThe River uzobe elingisa indawo kaNomonde oyindodakazi kaZweli (Hlomla Dandala) ayithola emshadweni wakhe wokuqala.
Uthe kwiThe Voice South Africa akasizanga nje kuphela intsha kodwa naye uthole enye asebenzisane nayo emcimbini wakhe okade usePitoli emasontweni amabili
Uthe kwizivimbamgwaqo osomatekisi abasebenzisane nezinhlaka zomthetho ngoba kuphephiswa impilo yawo wonke umuntu osuke esetekisini.
Uthe laba ababili bafike emva kwendaba sebekhihla esikaNandi.
Uthe laba abalimele babe sebephuthunyiswa esibhedlela ukuyothola ukunakekelwa ngemuva kokuthi abosizo oluphuthumayo bebanike usizo lokuqala endaweni yesigameko.
Uthe laba abasewona amakhansela e-IFP futhi bawazisile umasipala ngalokhu.
Uthe laba abazama ukukhipha uMlotshwa ngeke baze baphumelele ngoba abawulandeli ngisho umthetho.
Uthe laba abaziphathayo basuke begade ubugebengu bansuku zonke njengoba izitshudeni zibanjwa inkunzi ziphucwe amaselula nezinye izinto. Sinyakazise izwe lesi sehlakalo sokubulawa kukaMadonsela ngoLwesibili ntambama odutshulwe washonela esibhedlela esizimele.
Uthe laba akade begibele evenini bebelimele kancane kodwa nabo bayiswe esibhedlela ngezinye izimoto.
Uthe laba bafundi uhlela ukubagcina ezikoleni isikhathi esithe xaxa njengoba kwezinye izifundazwe kuhlasele isivuvu sesithathu segciwane.
Uthe laba bagwetshwe ngamacala abucayi ngakho umthetho uthi kumele baqale badonse izigwebo zabo.
Uthe laba bahlengikazi batonyulwe kwabalinganiselwa ku-12 000 abangaqashiwe abaqeqeshwe emakolishi azimele.
Uthe laba baholi bafana no-ayisi okufanele uzincibilikele.
Uthe laba balisa babaleke neselula yakhe, iSumsung J2.
Uthe laba bangabanye babalingisi abebesebenza ngokuzikhandla, ngeke babalibale kalula.
Uthe laba bantu abayilaleli inkampani futhi abazilaleli nezinyunyana uma zibakhuza kodwa wudaba abazamayo ukululungisa.
Uthe laba bantu bebenodlame njengoba omunye wabo eshaye iphoyisa lesifazane ngempama nokuholele ekutheni kugcine sekudonselwana izibhamu.
Uthe laba basazobonakala kulo mdlalo izinyanga ezimbili bese kuyaphela ngabo, njengoba bengasaqophi.
Uthe laba basebenzi bahlule noma esebacela ukuthi okungenani lo mgibeli bambizele i-ambulensi kodwa baqhubeka banqaba, bethethisa lo wesifazane, bethi uyatefa.
Uthe laba basebenzi banikeza ithemba nokududuzeka ebantwini abazithola sebehlukaniswa nemindeni yabo ngenxa yaleli gciwane.
Uthe laba basebenzi bekungenzeka bashone bebe benemindeni ethembele kubona.
Uthe laba basebenzi sekunesikhathi benganeme ngemaholo abo.
Uthe laba bashadikazi bese behlale ndawonye isikhathi eside njengoba bese kuphele iminyaka engu-53 bashada.
Uthe laba basizi, abaqashwe ngaphansi kohlelo i-Education Employment Initiative (EEI), bangene ngaphansi kohlelo lukamengameli lokuqeda ukungasebenzi kubantu abasha.
Uthe laba basolwa baphinde bayamaniswe nokuhlasela okwenzeka ethempelini eliseVerulam ngoMeyi.
Uthe laba basolwa ngokweba ingane KwaNongoma base beyiyisa eNkandla.
Uthe laba bebesebenzela enye yezinkampani ezisesikhungweni samabhanoyi iKing Shaka.
Uthe laba besifazane badelela kakhulu kuleli tekisi, kwala ngisho esebakhuza ukuthi bayeke ukuphuza, babuza umthetho othi bangaphuzi.
Uthe laba besifazane badicilele phansi igama likamufi bephendula inhlekisa umuzi kanina kaLanga oseFolweni, bekhuluma into abangayazi.
Uthe laba kusolwa ukuthi bajwayele ukusebenza endaweni yaseBenoni nasePitoli befakela abantu izidakamizwa.
Uthe laba Ntwana abezanga emhlaganweni womndeni obungoLwesibili abebebizwe kuwona ngenxa yezizathu eziphathelene nempilo.
Uthe labo abafake udaba enkantolo kabalandelanga yonke imigudu yangaphakathi yokufaka izikhalo. Ebuzwa ngendaba yeKKK ne-AU, uthe emaqenjini ezepolitiki kuyenzeka kwehlukane imibono kodwa ubuqembuqembu abunandawo eqenjini labo. UHlengwa ugcizelele ukuthi iqembu lihamba ngokwezimiso zomthethosisekelo lincike nasezinhlakeni zalo.
Uthe labo abakhokhela izimoto bazothola iholidi lezinyanga ezintathu ukuze bangashayeki kakhulu ngenxa yokuthi umsebenzi awukho njengoba kunobhubhane.
Uthe labo abamgxekayo abasale benjalo ngoba ubukhosi bakwaZulu buhambisana nezikhathi zamanje.
Uthe labo abangaphumelelanga nalabo abathole imiphumela engagculisi ukuthi baphinde bazame wathi zikhona izinhlelo zokubasiza.
Uthe labo abangazange balibone elidlalayo bazokwazi ukuthola elinye ithuba njengokuthi bejutshwe babe ngosihlalo bamakomiti.
Uthe labo abangazange baluthole uxhaso bazobavakashela ukuyobachazela ukuthi yini eyenze bangaxhaswa bese bebasiza lapho okumele baqinise khona.
Uthe labo abangazifakile izifonyo ngendlela, ngeke baluthole usizo ngoba balwa nokusabalala kweCovid-19.
Uthe labo abangenawo ama-akhawunti asemabhange imali yabo izofakwa emshinini wemali (ATM) wasebhange abazikhethele wona. Bekulindeleke ukuthi iSassa izolo iqede uhlelo lokusebenzisana namabhange mayelana nale ndlela yokukhokha. Kucelwa abantu ukuthi bavule ama-akhawunti ebhange lePosi eliseduze nabo. Isikhulu saseSassa uNkk Totsie Memela-Khambula sixolisile ngokubambezeleka kohlelo lokuholela abangasebenzi. Uthe bekumele baqale baqoqe imininingwane eyanele kuhulumeni nasezinkampanini ezizimele bese beyayiqhathanisa ukuze kuvele ukuthi abafake izicelo akukho lapho bethola khona imali.
Uthe labo abaqhubekayo nokwenza lezi zinsolo bangcolisa igama lakhe.
Uthe labo abasabalalisa le nkulumo bakwenza lokhu ngoba behlose ukudunga imiqondo yamalungu abo.
Uthe labo abasemagunyeni ombuso bagcwalisa amaphakethe abo ngemali ngesikhathi imiphakathi ibulawa yindlala.