input
stringlengths 1
130k
⌀ |
---|
Uthe kuyinto evamile kwabanye abaholi e-Afrika ukuthi uma bona sebekhathele, bafune kuphinde kuvelele amadodana abo ekupatheni izwe.
|
Uthe kuyiphutha lokho ngoba amaphoyisa ayakwazi ukuthola amathambo abantu abashona eminyakeni engaphezulu kuka-20 kodwa ayakhononda kumuntu onyamalale eminyakeni emithathu.
|
Uthe kuyiphutha ukuthi uhulumeni unenhloso yokwenza impilo yabantu basemakhaya ibengcono, uma ubheka imali eyabelwa omasipala basemakhaya ngonyaka.
|
Uthe kuyiphutha ukuthi ukhiphe isibhamu phakathi enkantolo yesizwe, wathi isibhamu usikhiphe ngaphandle kwenkantolo nakhona enikeza iphoyisa lakhe ngoba ubephuthuma ukuyoyakaza igedlela. Uthe indlela amaphoyisa esiteshini saseMatimatolo asingathe ngayo udaba lwakhe ayigculisi, kangangoba kuwona bekukhona abemthuka ngezinhlamba, athe ugcine esenikela esiteshini samaphoyisa eKranskop esibuqamama ukuyovulela lawa maphoyisa icala.
|
Uthe kuyiqiniso elingephikwe ukuthi imfundo imenza umuntu ahalele impilo esezingeni eliphezulu, agcine esethengekile ngokuthi abe yisimo uZuma asichazayo.
|
Uthe kuyiqiniso okubhalwe kuTwitter ngokuqinisekiswa kwezicelo izinyanga zonke.
|
Uthe kuyiqiniso ukuthi njengamanje izwe libheke esigabeni sokunyuka kwezibalo kakhulu, cishe ezweni lonke.
|
Uthe kuyishwa ukuthi nakuba lezi zinsolo zaqala ukuvela ngo-2011, kodwa zaze zaqala ukuphenywa yiPhalamende ngo-2017.
|
Uthe kuyishwa ukuthi sekwande amaKrestu agabisa ngensindiso. “Njengoba sewukholwa ngaphezulu kukaJesu nje, yini inkinga yakho. Kusemhlabeni lapha, yithi ukholwa kodwa ube uphumelela empilweni. Ungalibali ukudumisa ukukholwa ube ungenalutho,” usho kanje.
|
Uthe kuyisibusiso ukuthi indodana yabo izalwa ngosuku olufanayo noyise.
|
Uthe kuyisifiso sakhe ukuthi udaba luxazululeke ngaphandle kwengxabano ngoba ukuphazamiseka kokufunda nokufundisa esikoleni ngenxa yesimo akwehli kahle.
|
Uthe kuyoba wusuku olumuncu mhla kuhlonishwa undunankulu bese singahlonishwa isilo, lokhu ukufanise nokugcona uZulu wonke. UGwala uthe ingozi ekhona wukuthi uZulu angavuka indlobane alwe nalesi sinqumo, uhulumeni kuyomele agawule abheke.
|
Uthe kuyobe sekuhlangana iProvincial Deployment Committee nokuyiyo ezocacisa ukuthi bajuba omunye umuntu yini uma bevuma ukwamukela ukusula kukaNkosi.
|
Uthe kuyobe uyokelele uma engakhulumanga ngodaba lwe-United States (US) ne-Iran asheshe acacise ukuthi iNingizimu Afrika izothumela muphi umyalezo kuhulumeni wase-US.
|
Uthe kuyomsiza * -Andile ukuthi ababuyisele izimali zabo uma esehlulwa yibhizinisi.
|
Uthe kuyomsiza uNobhala-jikelele omisiwe, uMnuz Ace Magashule, ukuba axolise kwi-ANC.
|
Uthe kuyona kukhona nengoma yakhe ethi Umona ethandwa kakhulu abantu. Uveze ukuthi i-albhamu uzoyikhipha ngaphansi kwenkampani yakhe iTNS Music Records njengoba esezimele.
|
Uthe kuyona yomibili imibukiso bathole ukuthi bekukhona abantu abasuka eBotswana nakwezinye izindawo ezikude.
|
Uthe kuyona yonke le mithetho awukho ovimbela izingane ukuthi zishade yingakho ethi kudingeka ishintshwe imithetho.
|
Uthe kuyoyisiza i- ANC ukuba iphakamise lo mbono wayo njengomthethosivivinywa ePhalamende bese uyaphasiswa ukuze ikwazi ukuphoqa imikhandlu lapho ingaphethe khona ukuthi imise abathinteka emacaleni.
|
Uthe kuyo yonke imizamo abayenzayo kumele baqikelele ukuthi bagxila emsebenzini wabo, kunokunaka izinto ezidunga umoya neziqeda umdlandla ezikhulunywa ngabantu.
|
Uthe kuZalo waqala edlala indawo engabalulekile ngaphambi kokunikezwa ekaMam'uMadlala ngo-2015. Wawushiya kanjalo umsebenzi wokuba yi-cleaner eGoodwins Clinic, KwaMashu lapho ayeholelwa khona uR1 500 ngemvilophu ekupheleni kwenyanga.
|
Uthe kuze kube manje abatholi mkhondo obaholela ekutheni bamthole kanti bakhathazekile ngoba abangani bakhe abafuni ukuphumela obala ngokuthi kwenzekani kuyena.
|
Uthe kuze kube manje, akukho ake wakuzwa okuhle okwenziwa ngezinaliti nama-razor.
|
Uthe kuze kube manje kunzima ukwamukela ukuthi lesi sigameko senzekile, ikakhulu njengoba besanda kushonelwa nguyise obegula.
|
Uthe kuze kube yimanje akakuqondi kahle ukuthi kwenzeka kanjani ukuthi amakhansela angabazi abantu ngokwamawadi abahlala kuwo ukuthi bangaki ngoba akumele kube nalobu bubhudubhudu uma sekuyonikezwa abantu amaphasela okudla.
|
Uthe kuze kube yimanje amanye amabhishi avaliwe futhi abadobi abakwazi ukudoba ngenxa yalesi simo.
|
Uthe kuze kube yimanje bebengakaze banikezwe elinye ithuba lokuhlangana nohulumeni wakulesi sifundazwe ukudingida lolu daba.
|
Uthe kuze kube yimanje mathathu amaciko asezibulele ngenxa yokhwantalala lokucabanga kakhulu ngokuthi ikati lizoxoshwa ngani eziko.
|
Uthe kuze kwaba nemicabango kwabanye yokuthi mhlawumbe akazinikanga isikhathi esanele sokuzilela unina, nakuvumile kodwa wathi akusona isizathu sale nkinga.
|
Uthe kuze kwaba nomhlangano emndenini kukhulunywa indaba yesibhamu, isoka lisamile ekutheni nguye osithathile.
|
Uthe kuze kwaphoqeleka ukuba bacele ihhovisi loMvikeli woMphakathi ukuba lingenelele .
|
Uthe kuzmele lolu hlelo lusheshe ngoba imigomo ezofika inesikhathi esifushane ngaphambi kokuba iphelelwe isikhathi.
|
Uthe kuzoba khona nentsha ezothula uhlelo okukhona kuyo uSiyabonga Gwala, Destiny Toli noCaddy.
|
Uthe kuzoba khona ukuhamba phakathi kwezifundazwe kothisha nabafundi kuphela njengoba kuzovulwa izikole, nalapho uthe konke lokho kuzolawulwa yizimvume.
|
Uthe kuzoba lula ukufaka isicelo kwi-App ngoba uma usunayo kuma-download, ubhalisa, bese ukhetha isifunda othanda ukusebenza kusona, kuyothi uma uthishomkhulu ekhipha isikhangiso somsebenzi kuvele lokho efonini yofake isicelo.
|
Uthe kuzobaluleka ukuthi abantu bakuleli baqonde ukuthi lesi sifo siyinkinga futhi kusemahlombe abo ukuthi sibone kwehla isibalo sabathelelekayo.
|
Uthe kuzoba nabazobe beqaphe abamakayo, kukhona ama-senior markers, deputy chief markers, chief markers nama-internal moderators.
|
Uthe kuzoba nabeluleki abazobe bebhekelele ukulekelela abantu ngezinto ezihlukene nabanemibuzo.
|
Uthe kuzoba nalabo abazogxila ekuhloleni abantu ezindaweni okungase kubheduke kuzo igciwane.
|
Uthe kuzoba nemihlangano njalo ngamasonto ukuze abathintekayo babonisane ngokuthi inkantolo ngayinye imaphi amacala okumele iwenze.
|
Uthe kuzoba nesikhungo esizogcina yonke imininingwane yezinswelaboya okuzobe kusebenza kuso abophiko lwezobuchwepheshe.
|
Uthe kuzoba nezifundo ezintsha ezifana neTechnical Maths nesayensi.
|
Uthe kuzoba nezinhlobo ezihlukene zikagesi, okubalwa ongangcolisi imvelo nomoya. I-SAA izonikwa uR16.4 billion ukuze ikhokhele izikweletu.
|
Uthe kuzoba ngcono ukuthi uNksz Sibiya azikhulumele yena uma esephapheme.
|
Uthe kuzoba ngokokuqala inkampani yakhe, iBlack Brain Pictures Production ishutha ifilimu yaseMzansi enkulu ngalolu hlobo.
|
Uthe kuzoba nohlelo lokusebenzisana nezikole ukulwa nodlame olubhekiswe kwabesifazane nezingane.
|
Uthe kuzoba nokuxegiswa kwemithetho elawula ukunqandwa kwegciwane.
|
Uthe kuzoba nomoya ogudla ngamandla ezindaweni ezigudle ugu.
|
Uthe kuzoba nzima kubantu abahlala kulezi zindawo ukuziqhelelanisa nabanye ngakho babone kungcono ukubabeka ezindaweni zesikhashana ezizoqinisekisa ukuthi ababatheleli abanye.
|
Uthe kuzoba nzima kwabanye othisha ukusebenzisa lolu hlobo lwezokuthutha ngoba bagcina sebethelwa amachaphezelo.
|
Uthe kuzoba nzima njengoba engasekho uyise, ngoba akekho osebenza kahle emdenini.
|
Uthe kuzobashubela nabenza amaphathi ebhishi nabaphuza esidlangaleni ngoba amaphoyisa akhona ukuqinisekisa ukuthi imithetho kamasipala iyasebenza.
|
Uthe kuzobe kukhona abaculi abahlukene okubalwa kubo uThinah Zungu, Babo, Jumbo, Sbu Noah, Ithemba, Sgwili nabanye.
|
Uthe kuzobe kukhona iningi labalingisi bomdlalo ngoba iningi labo liqale kuyo imidlalo yeshashalazi ngaphambi kokuthi lingene kuthelevishini. Abantu bangalindela ukubona oDawn Thandeka King odlala indawo kaMazet aphinde abe ngumculi, uZola Nombona naye obuye acule futhi olingisa indawo kaMonde nabanye.
|
Uthe kuzobe kukhona uMagesh Ndaba, Reece, Team Numbi, Kokstad Team, Cici, Mongezi Tembe, Andile Majola, Msinga 4Pipe Convoy nabanye futhi kuzoba nabaculi abahlukene.
|
Uthe kuzobe kulandelwa yonke imigomo yezokuphepha kwiCovid-19 ezikhungweni zokuvota ukuze abantu bangasuleleki ngaleli gciwane.
|
Uthe kuzobe kunamaphoyisa kuzona zonke izikhungo zokuvota wathi naseThekwini isimo bazobe besiqaphe ngelokhozi.
|
Uthe kuzobe kungekhona okokuqala ukuba inkantolo iphikisane naye.
|
Uthe kuzobe kungumcimbi oqondene naye kuphela futhi kunabaculi abazobe benandisa ngalolu suku kodwa abazobadalula ngokuhamba
|
Uthe kuzobe sekuba nesithangami nabezindaba ngoLwesine lapho kuzokhishwa khona izinsuku ezingujuqu zokuvulwa kwezikole nendlela ezosetshenziswa.
|
Uthe kuzobe sekungokwesithathu ngoSepthemba 3 bebizelwa enkantolo ngalolu daba. Ezikhathini ezimbili ababizelwe ngazo enkantolo uthe abazange balubhade khona.
|
Uthe kuzobhekwa kuthi ababoshiwe kabathinteki yini kwezinye izenzo zokubamba inkunzi ezenzeke KwaZulu-Natal.
|
Uthe kuzobhekwana nodlame nezimpi zombango ezikule mboni.
|
Uthe kuzobhekwa ukuthi abasolwa awekho yini amanye amacala abayamaniswa nawo.
|
Uthe kuzobuyekezwa nohlelo lokuqasha ezindlini zamanxusa nakho okuzokwehlisa isibalo sabasebenzi.
|
Uthe kuzobuye kuthathwe nesinqumo ngokuthi yikuphi okunye iqembu elizokwazi ukukwenza njengoba kusalindiwe. Kodwa u-Erasmus nomqeqeshi wamaBhokobhoko, uJacques Nienaber, banethemba lokuthi umdlalo uzoqhubeka.
|
Uthe kuzocaca namuhla ngabadlali azobasebenzisa kusasa. USamir Nurkovic usazoqhubeka nokungabi khona ngenxa yokulimala.
|
Uthe kuzocaca namuhla ukuthi bazomisa kanjani ngemicimbi yokujabula nabalandeli ngoba ubesanda kufika engakabi nazo izinhlelo ezitheni.
|
Uthe kuzodingeka ukuthi kulethwe uhlelo olusha lokubhekana nezinkinga ezikhona Ezemvelo KZN Wildlife. Uthe kuningi okudinga ukuthi kulungiswe kwezeMvelo.
|
Uthe kuzofakwa umfutho ofanayo ekuphenyeni kulandwe izimpahla ezebiwe, nasemacaleni okubulawa kwabantu. Uveze ukuthi emawadini amathathu aseNanda, bangu-22 abantu ababulawe kulolu dlame osekunezinsolo zokuthi zinenhlese yobandlululo. Kuthiwa abangu-13 babulawe eChartsworth.
|
Uthe kuzofanele bakuqonde ababukeli ukuthi imidlalo yalolu hlobo lwama-telenovela ihlale iguquguquka ukuze ingagcine seyicoba abantu.
|
Uthe kuzofanele kwaziwe ukuthi lolu xhaso olwanoma wubani okule mboni, akukhathelekile ukuthi uyilungu lamuphi usoseshini.
|
Uthe kuzofezeka iphupho lakhe leminyaka njengoba ubehlezi ewubukela kude lo mcimbi waseDubai enesifiso sokuba yingxenye yawo.
|
Uthe kuzofika inqwaba yosaziwayo abahlukene bazohlanganyela naye uma esegubha.
|
Uthe kuzohlangana abantu abezwa ubuhlungu ohlelweni.
|
Uthe kuzohlanganiswa umbiko udluliselwe ezinhlakeni ezehlukene naseminyangweni kahulumeni ukuze kusizwe abakhahlamezekile.
|
Uthe kuzohlolwa isidumbu ukuze kutholakale ukuthi yini ebulele umufi nokuthi nguye ngempela yini uthisha obenyamalale.
|
Uthe kuzojutshwa ithimba elizohlola umonakalo odalwe yilesi simo lishicilele umbiko uma lesi simo sesidlulile.
|
Uthe kuzokwandisa izingane ezizokhula zibe ngamalulwane ngoba zizaleke esimweni esinobunuku. “ Ake ngithi nje uma owesifazane ethatha amadoda amane bese elala nawo wonke akhulelwe, leyo ngane izohamba yengamelwa amadoda amaningi bese konakala ulibo lwayo ngoba inezithunzi zabantu abaningi,’’ kukhala uMseleku.
|
Uthe kuzokwengezwa ama-ambulensi awu-88 kulo nyaka wezimali ngoba akhona asehambe kakhulu.
|
Uthe kuzokwengezwa ukuhlolwa kwabantu njengoba sizonyuka isibalo sabantu abazobuyela emsebenzini njengoba izwe lizongena esigabeni sesithathu sokuvalwa kwezwe kusukela kusasa.
|
Uthe kuzokwesekwa izipaza ezisemalokishini nezitolo ezisemalokishini nasezindaweni ezisemakhaya.
|
Uthe kuzokwethulwa irobhothi elikhulumayo elibizwa ngoZora elizofakwa ezikoleni ukulekelela uhlelo.
|
Uthe kuzolandelwa imigudu efanele ngembangela eholela ekutheni kutheleleke abantu abaningi isibhedlela.
|
Uthe kuzolungisa nezinye izibhedlela ezifundeni ukugwema ukuthuthela iziguli ezibhedlela ezisemadolobheni. Ubale isibhedlela saseVryheid, iBethesda, eMkhanyakude, iDundee neChrist The King eXobho.
|
Uthe kuzomele abuyele emahhovisi akwaSassa akhulume nemenenja yamahhovisi ukuze baqhubeke nokumsiza.
|
Uthe kuzomele baqhubeke namalungiselelo bangami yize beyiswa enkantolo.
|
Uthe kuzomele kube nengxoxo ejulile ngokuthi lesi sifundazwe sisabudinga yini lobu buholi.
|
Uthe kuzomele uhulumeni abenengxoxo nabamatekisi ukuxazulula nenkinga yokulayisha kwawo mfi, ngoba lokho kuzobeka isimo somphakathi osebenzisa lezi zithuthi ebucayini bokusuleleka ngeCovid-19.
|
Uthe kuzomenyezelwa maduze ukuthi lizolibasa ngakuphi Isolezwe ngokulandelayo, wathembisa ukuthi bazozama ukufinyelela kuzona zonke izindawo.
|
Uthe kuzona kuzolandelwa imigudu ebekiwe yokulwa nokubhebhetheka kweCorona.
|
Uthe kuzonandisa abaculi, okukhona kubo * -AKA, Sjava, Professor, Prince Kaybee, Zakes Bantwini, Busie, Zandie Khumalo, Yanga Chief nabanye. Abaphathi bohlelo kuzobe kuwuFelix Hlophe, Khaya Dladla, Heazy nabanye.
|
Uthe kuzona zonke izinto asezenzile njengoba esezakhele igama phesheya kwezilwandle, kuleli nasezwenikazi i-Afrika, iphupho lakhe ukusiza intsha ifinyelele lapho ifuna khona.
|
Uthe kuzongenwa mahhala kanti kuqala ngo-9 ekuseni.
|
Uthe kuzonke zonke izifunda zesifundazwe ezingu-11, kuzoba khona udokotela okhona.
|
Uthe kuzophazamiseka imboni yezokuvakasha njengoba kuza amaholidi kaDisemba futhi bayathemba ukuthi i-Eskom izolungisa inkinga kagesi ukuze osomabhizinisi nabantu abayongcebeleka bangaphazamiseki.
|
Uthe kuzophenduka mamatafula uma uKaMadonsela (Fundiswa Zwane), esefuna iqiniso kwamanye amalungu aKwaBhengu.
|
Uthe kuzophinde kuqedelwe umsebenzi obusuvele uqalile wokuphucula isikole iDingukwazi Secondary osekusele * -50% ukuthi uhlelo lokuphuculwa kwaso luphele, kanti kulo nyaka wezimali uhlelo lokuphuculwa kwaso lunikezwe uR90 million.
|
Uthe kuzophinde kuqiniswe ekufundisweni kwabantu ematekisini ngalo mkhuhlane bese kuba nendawo lapho kuzohlolwa khona abantu emarenki.
|
Subsets and Splits
No community queries yet
The top public SQL queries from the community will appear here once available.