input
stringlengths 1
130k
⌀ |
---|
Uthe kusuka kudala wayekholwa wukuthi kumele abe nezindlela ezahlukene zokungenisa imali.
|
Uthe kusuka kulo nyaka uma uthole uxhaso kulesi sikhwama wenza unyaka wokuqala awuyibuyisi imali ngoba isuke iwumfundaze.
|
Uthe kusuka lapho isimo asizange sisaba sihle phakathi kwakhe nengoduso yakhe njengoba ethe ugcine eseya kubo kwayo wababikela ngalokhu.
|
Uthe kusuka ngeSonto ugonqile kwakhe kanti bobabili nonkosikazi wakhe banethemba lokuthi bazolinqoba igciwane. UDkt May usesesibhedlela.
|
Uthe kusuka ngo-2012 bebesebenzisana nabomthetho nohulumeni ukuzama ukubuyisa uhlelo lokuhlola abantu abasuke beqisile ezinkanjeni.
|
Uthe kusuka ngoJanuwari usuku nosuku ubelashwa ingqondo nokumsize kakhulu ngezinye izinto emzimbeni wakhe ezithinta ukunyakaza komzimba.
|
Uthe kusuka ngoLwesihlanu ekuseni baqale ukubathungatha laba bobabili kwaze kwabe batholakala ngoMgqibelo emini.
|
Uthe kusuka ngoMashi 31 nonyaka, lolu phiko selubenzise uR340 939 000 wemali eyabelwe lona enguR340 976 000 ezintweni ezithinta ukwenziwa kophenyo emacaleni ehlukene, ezomthetho, izeluleko nokunye ukulekelela ukwenziwa komsebenzi.
|
Uthe kusuka ngoMashi nonyaka bangu-446 abantu asebeboshiwe, kulaba abangu-372 ababoshwe kusetshenziswa i-EBAT.
|
Uthe kusukela anyamalala bebesizwa umphakathi ukumthungatha. Ngesikhathi bethintwa yimeya ngoMsombuluko, bebevele beyothungatha kwezinye izindawo.
|
Uthe kusukela befikile ngabo 9, ekuseni eMariannhill ezimotweni ezingu 700, * -10% wazo ubungekho esimeni sokuba semgwaqweni.
|
Uthe kusukela efikile eqenjini elisha zonke izinto zihamba kahle ngemuva kokukhathazeka ngesikhathi kungacaci ukuthi kuzokwenzakalani ngaye ngoJanuwari kuvulwe iwindi.
|
Uthe kusukela ekhula Isidingo yiwona mdlalo ayefuna ukuwujoyina.
|
Uthe kusukela ekhula wayefuna ukujabulisa abantu.
|
Uthe kusukela elahlekile ucingo belukhala lungabanjwa, lugcine lungasangeni nhlobo. Umndeni usumbheke kubo bonke abangani bakhe nabo bayalandula. Kuthiwa nentombi yakhe ibuziwe kodwa nayo ithukile njengoba ibilokhu imzama ocingweni ingamtholi. Ngesonto eledlule umndeni kaNgwanya uqale ukumfuna ezibhedlela nasemakhazeni kahulumeni ePhoenix.
|
Uthe kusukela eqale ukusebenza ngoJanuwari nonyaka bekungakaze kube nesigameko esifana nalesi. UNkk Sefo uthe bebehlala emzini womqashi wabo beya emjondolo wabo ngempelasonto. Uqhube wathi okwamenza wathatha umsebenzi wukuthi noNksz Kao, osekuphele iminyaka eyisishiyagalolunye esebenza kulo muzi, ubengakaze akhale ngokuhlukunyezwa.
|
Uthe kusukela isiqephu sikhonjisiwe ngoLwesihlanu bathola izingcingo nokubenza babone ukuthi benza kahle.
|
Uthe kusukela kudala kunenkinga yokunqamuka kukagesi ekuqaleni konyaka, inkulu inqubekela phambili esizuziwe selokhu kusungulwe ithimba ebelakhelwe ukuxazulula le nkinga. URamaphosa uphinde wamemezela ukuthi basazomemezela isikhulu esiphezulu esisha kwa-Eskom ngemuva kokwesula kukaMnuz Phakamani Radebe.
|
Uthe kusukela kuhlabane * -Ellis noKgatlana, isasasa liphezulu kubadlali ungathi bonke bathole imiklomelo.
|
Uthe kusukela kule nyanga bazokwethula izikhungo ezifundazweni ezinhlanu lapho intsha izothola khona usizo.
|
Uthe kusukela kuqala uDisemba kuphoqeleke ukuthi bavale amawindi neminyango ubusuku nemini ngenxa yephunga elidabula ikhanda futhi lesi simo sibaqhatha nomakhelwane.
|
Uthe kusukela kusasa (namhlanje) amaphoyisa azoqinisa isandla ukuqinisekisa ukuthi imibandela kathaqa iyalandelwa ngenhloso yokwehlisa ukubhebhetheka kwegciwane.“Yize sinyuka isibalo sabanegciwane kodwa alibhebhethekisi okomlilo wequbula njengoba kwenzeka kwezinye izifundazwe,” kusho uZikalala.
|
Uthe kusukela lapho uTira akabanga esagxila kwiBig NUZ kodwa wagxila kuyena (Mampintsha). Uthe naye wathola abadansi, abanye ababengabakaBabes futhi wazama ukuba noBabes wakhe.
|
Uthe kusukela lapho waqala ukuba nothando lokwakha kodwa engenaso isipiliyoni ngoba ngesikhathi uyise esaphila wayengawunaki lo msebenzi ngoba ewubona ungcolisa.
|
Uthe kusukela manje kuze kube wu-Okthoba uMnyango wezokuThuthukiswa koMphakathi uzokhokha uR20 billion kwizibonelelo zomphakathi.
|
Uthe kusukela manje usekhuluma izinto ezinenqubekela phambili kuphela.
|
Uthe kusukela namhlanje ukuya phambili, amalungu ale nhlangano aqhubekayo nokuthwebula abantu izithombe ngenkathi bebanikeza ukudla, azothathelwa izinyathelo.
|
Uthe kusukela ngalelo langa akaphindanga welulama. Ngokusho kukaNkk Mlangeni, indodakazi yakhe yaphoqeleka ukuthi ishiye emendweni ibuye, ukuze izomgada ngoba engasakwazi ukuzenzela izinto.
|
Uthe kusukela ngo-1994, i-ANC ihlale ithola * -95% kuya phezulu uma kunezinketho eNtshangwe.
|
Uthe kusukela ngo-2008 kwakhiwa indlu yakubo useyibike kaningi emakhanseleni nakuMasipala weTheku inkinga yakhe kodwa akasizakali.
|
Uthe kusukela ngo-2009 abantu base beqalile ukwenza inkohlakalo uma bethenga impahla.
|
Uthe kusukela ngo-2009, yonke imijaho yeComrades ayigijimayo uyigijimela unkosikazi wakhe.
|
Uthe kusukela ngo-2016 iNSFAS ibingu-R11.2 billion manje isikhule yaze yafinyelela kuR35 billion ngo-2020.
|
Uthe kusukela ngo-Agasti 27 zonke izinhlelo zizobe ziqala ngo-11 ekuseni bese ngo-Agasti 30 kuqalwa ngo-9 ekuseni.
|
Uthe kusukela ngo-Ephreli 13 bafaka isicelo kuhulumeni ukuthi kubekwe phambili umnotho ngoba uma unganakwa umthelela walokho uzokwenza iCovid-19 ibukeke njengesidlo sasepaki.
|
Uthe kusukela ngoJanuwari kuze kube wuNovemba 1 kuboshwe abashayeli abawu-5 200 beboshelwa ukushayela bephuzile.
|
Uthe kusukela ngoLwesihlanu elwedlule bese zingu-4000 izikole kulezo ezingu-6 200 ebesezikulungelo ukufunda kulesi sifundazwe.
|
Uthe kusukela ngoMashi 12 umnyango uzokwazi ukushicilela imiphumela yamacala abikiwe kwi-website yawo.
|
Uthe kusukela ngoMashi 2017 izinkantolo zivuna i-AfriForum ngodaba lokuthi akulungile ukudliwa komhlaba.
|
Uthe kusukela ngonyaka ozayo ngeke kusaba yibo abakhetha uhla lwezingoma. “Iminyaka emithathu eyedlule besisawuhlola umncintiswano. Ngonyaka ozayo izingoma eziwu-10 zizokhethwa yizintatheli ezibika ngomculo, hhayi ikomiti, bese abantu bayavota.”
|
Uthe kusukela ngo-Okthoba 25 bawu-16 abantu asebeshonile ngenxa yezingozi ezidalwa yisimo sezulu.
|
Uthe kusukela uMnuz Angelo Agrizzi ethula ubufakazi bakhe edalula amagama abantu ababegwazelwa ngezimali, manje sekugxabha izisu kubantu.
|
Uthe kutakulwe izidumbu ezimbili zamantombazane emuva kokuba ziminze endaweni obekumbiwa kuyo inkwali
|
Uthe kuthatha amasonto amathathu kuya kwamane ukuthi umzimba wakhe amasosha azobhekana negciwane.
|
Uthe kuthathe ihora ukuthi lo mlilo unqotshwe ngabacishimlilo, emva kwalokho kwangenelela iPassenger Rail Agency of SA.
|
Uthe kuthathwe abasolwa ababili ukuze bayophonswa imibuzo.
|
Uthe kuthathwe izimpahla zasendlini okubalwa namathelevishini nezinye izinto bathunjwa bayiswa ehlathini bayokhishiswa imali.
|
Uthe kuthe esesembhedeni kwavumbuka indoda ebiphethe isibhamu, yadumela isikhwama sakhe yakhipha lesi esinemali.
|
Uthe kuthe kusenjalo watshelwa ukuthi akasadingeki akayohlala ekhaya nokuyinto ayisukumele kwaze kwaqalwa uphenyo emnyangweni, oluthole ukuthi isikole ayeqashelwe ukuyosebenzela kuso okuyiBizanani okuthiwa siKwaHlazakazi asikho siyisipoki futhi asikaze sibe khona.
|
Uthe kuthe kuvulwa esikoleni inkosi yendawo yaphakamisa ukuthi izinduna nabazali bazogada abafundi abebengasangeni emakilasini bethi bayesaba ukulinyazwa ngabanye.
|
Uthe kuthe ngesikhathi sebephuma esangweni babuye babuyela endlini bamdubula ekhanda waphuthunyiswa esibhedlela wagcina ngokushonela esibhedlela Inkosi Albert Luthuli Central. Umfowabo kaNksz Biyela uthe le moto obekunezinyanga eziyisithupha kuphela ithengiwe itholakale Eshowe ishiywe khona. Uthe lesi sigameko sibashiye behlukumezekile njengomndeni.
|
Uthe kuthe sebeqedile ukukhuluma indaba ethinta izimali nokuthinta amaJaji, wabe esebuza ngenhlolokhono kaJaji Pillay kwi-JSC, uMogoeng wamphendula, wabe esehamba.
|
Uthe kuthe sekukubi kakhulu babiza amaphoyisa aseMpangeni.
|
Uthe kuthe uma beyihlola bathola ukuthi ayidlwengulwanga esithweni sayo sangasese kodwa idlwengulwe ngemuva. Ngokusho kukanina wengane umsolwa wayisabisa ngokuthi uzoyibulala uma imtshela ingane. Uthe ngesikhathi amaphoyisa eyobheka endlini wale ndoda afica kubekwe obala isando nomkhonto okukholakala ukuthi wayekubekele ukusabisa ingane.
|
Uthe kuthintwe abezimo eziphuthumayo bafike bakuqinisekisa ukuthi ayisekho emhlabeni.
|
Uthe kuthiwa bebehlala ehlathini elingekho buqamama nemizi yabantu nalapho obekuyisikhundla sabo abebegcina khona izinto abebezithatha kubantu futhi belala khona, bephuma kuphela uma bezoganga emphakathini.
|
Uthe kuthiwa encwadini bekubhalwe ukuthi lokhu akwenzayo ufuna ukufundisa uyise wengane yakhe isifundo angasophinde asikhohlwe ngokungasifezi isethembiso. Kuthiwa incwadi ibiveza ukuthi uyise wengane ngeke aphinde ambone (umsolwa) nengane yabo. UNksz Molefe uthe ngesikhathi umsolwa eqeda ukugila lo mkhuba uzinikele esiteshini samphoyisa KwaDabeka, nalapho efike watshela amaphoyisa ngakho konke akwenzile.
|
Uthe kuthiwa ubesahlale isikhashana wabe eseya endlini encane kanti kukhona omlandelayo ofike wamdubula ekhanda. Uveze ukuthi nakuba inkosi isesimeni esibi kwazise idubuleke ekhanda, kodwa isimo sayo siyathembisa ngoba isiyikwazi ukukhu-luma.
|
Uthe kuthiwa umufi wayeqeda kushiya itekisi kumnikazi wayo esebuyela ekhaya ngesikhathi ehlaselwa.
|
Uthe kutholakale amagobolondo ezinhlamvu amathathu phakathi ebhasini. Amaphoyisa iSAPS afikile endaweni yesigameko.
|
Uthe kutholakale amagobolondo ezinhlamvu angu-23 endaweni yesigameko.
|
Uthe kutholakale izibhamu ezimbili ezingekho emthethweni nezinhlamvu ezingu-15.
|
Uthe kutholakale ukuthi abafana abatholwe endlini baphuma ezindaweni ezahlukene kanti baze ngoba bethenjiswa ukuqeqeshelwa ibhola.
|
Uthe kutholwe amagobolondo ezinhlamvu ayisikhombisa kanti umufi kutholakale ukuthi unamanxeba awu-11.
|
Uthe kutholwe iselula kamufi kumsolwa, kunezinsolo ukuthi umsolwa uvumile ukuthi uyena owenze lesi sigameko esishaqisayo.
|
Uthe kutholwe namagobolondo esibhamu i-9mm eduze kwezidumbu.
|
Uthe kuthunyelwe uphiko oluqapha umphakathi uma kunezibhelu, iPublic Order Police namaphoyisa akwaMetro ukuyoqapha isimo.
|
Uthe kutshalwe uR1.3 trillion ekwakheni amanyuvesi amabili, izikole izindlu, ukufaka ugesi nokuthuthukisa ezokuthutha.
|
Uthe kuvame ukuthi imali inyuke ngoR1 kodwa kulokhu inyuke ngoR2.
|
Uthe kuvame ukuthi kube nezimpawu ezithile endleleni eziziphatha ngayo uma zihlukunyezwa noma kuyizona ezihlukumeza ezinye.
|
Uthe kuvela ukuthi kukhona ngisho abantu abangaphandle kweNFP ababa nesandla ekutheni iqembu lingene ehlazweni lokungangeneli ukhetho.
|
Uthe kuvele kunenkinga yokushoda kothisha kwezinye izikole njengoba abanye abafundi bezobhala izivivinyo zika-matric bengakaze bazifunde ezinye zezifundo.
|
Uthe kuvele kuthi akazisiphule ikhanda uma ecabanga ukuthi uMengameli Cyril Ramaphosa waxolisa eZimbabwe ngokuhlaselwa kwabokufika njengoba kunezinkomba zokuthi abanye bahlukumeza abantu bakuleli.
|
Uthe kuvele ukuthi banonyaka nje bethandana naleli soka, elaziwa amanye amalungu omndeni kodwa yena njengoyisemkhulu kamufi ubengalazi.
|
Uthe kuvele ukuthi okwamanje uClement usafuna ukwenza izinto nabantu abasondelene naye njengomndeni nabangani.
|
Uthe kuvulwe icala lokubulala eliphenywa ngamaphoyisa aseBishopstowe.
|
Uthe kuvulwe icala lokuthumba emaphoyiseni aseMountain Rise.
|
Uthe kuvulwe icala lokuthumba esiteshini saseMariannhill.
|
Uthe kuvulwe icala lokuzama ukubulala, elokushayela budedengu nokutholakala nezibhamu ezingekho emthethweni. Uveze ukuthi abasolwa kulindeleke ukuthi bavele maduze eNkantolo yeMantshi, eThekwini. Kuthiwa kusazophenywa ukuthi abathinteki yini kwamanye amacala obugebengu eMalvern.
|
Uthe kuvulwe idokodo lokufa komuntu ngalesi sigameko.
|
Uthe kuvulwe idokodo ngokufa komuntu eliphenywa esiteshini samaphoyisa eNdumo.
|
Uthe kuvulwe idokodo ngokufa komuntu eliphenywa ngamaphoyisa aseZakheni.
|
Uthe kuvulwe lidokodo lophenyo ngokufa komuntu esiteshini samaphoyisa eMariannhill.
|
Uthe kuvumeleke ukuthi kungenele abanezingoma noma ama-albhamu aphume ezinyangeni ezingu-36 ezedlule.
|
Uthe kuvunyelwene ngokuthi kubanjiswane wathi nendaba yengqalasizinda izolungiswa.
|
Uthe kuwona uzosondelana kakhulu nomndeni wakwaDiale.
|
Uthe kuwona wonke amazwe analolu hlelo elakuleli elesibili ukufinyelela kulesi sibalo samavoti.
|
Uthe kuwo wonke amanyuvesi kumele kubhekwe izindlela zokukhuthaza ukuqalwa kwamabhizinisi. Ugcizelele ukuthi sekumele ibhekwe ngelinye iso indlela okuqeqeshwa ngayo ezikhungweni zemfundo ephakeme. Uthe ukuqeda kwentsha emanyuvesi bese ingawutholi umsebenzi, kwenza zibukeleke phansi izikhungo zemfundo ephakeme.
|
Uthe kuwubulwane ukuthi lo muntu usebenzise ulwazi lokuthi abasebenzi bezimo eziphuthumayo banomoya omuhle futhi bayazinikela ekusizeni umphakathi ngisho kungathiwa babizwe ngasiphi isikhathi.
|
Uthe kuwumsebenzi wakhe ukuthi avakashele bonke omasipala abakhungethwe izinkinga ukuze bathole ukuthi yini ezidalayo.
|
Uthe kuwumsebenzi wakhe ukuthi avikele imali yeqembu noma ngabe kuthiwa ivela kuphi. “Le mali ekhona ivela kwa-IEC kusho ukuthi imali yabakhokhibentela ngeke ngize ngiyinike abantu abangasebenzii."
|
Uthe kuwumsebenzi wommeli kanoma wubani ovule icala ukuba alilandelele.
|
Uthe kuxhaswa wonke amabhizinisi kusukela kwamancane kuya kwizipaza.
|
Uthe kuyabacika nokuthi kuzodilizwa abasebenzi basezimayini ngoba abaphathi bazo bafuna ukunyusa inzuzo ngokudiliza abantu.
|
Uthe kuyabadumaza ukuthi imali ekhokhwa yibo yentela inikezwa abaculi bangaphandle.
|
Uthe kuyabagqugquzela ukubona isibalo sabantu abebethelelekile asebesindile.
|
Uthe kuyabajabulisa lokhu ngoba kuzobamba iqhaza elikhulu ekutheni umcimbi ube yimpumelelo.
|
Uthe kuyabajabulisa ukubona iCompetition Commission icela izitolo ukuthi zikhiqize kuleli ngoba lokhu kuzoqinisekisa ukuthi imisebenzi ayipheli futhi kudaleka emisha, kukhule nomnotho.
|
Uthe kuyabajabulisa ukubona indlela abantu abakhombisa ukweseka ngayo uNgizwe. Ezinkundleni zokuxhumana abanye bathi kumele umsakazo umbuyise.
|
Uthe kuyabajabulisa ukubona isibalo sabaculi abangenela lo mcimbi njengoba lokho kuchaza ukuthi konke abakwenzayo kujabulisa abaningi.
|
Subsets and Splits
No community queries yet
The top public SQL queries from the community will appear here once available.