input
stringlengths 1
130k
⌀ |
---|
Uthe kunzima ukuqagela ngembangela yokubulawa kwakhe, wathi ubengazibandakanyi nezinto ezenziwa eMlaza namabhizinisi akhona ngakho awukho umbango noma izitha zakhe abazaziyo njengomndeni.
|
Uthe kunzima ukuqagela ukuthi kungani bebulewe ngoba uyise kade abuya eGoli lapho ayesebenza khona.
|
Uthe kunzima ukuqagela ukuthi ngabe imishini ishiswe ngubani.
|
Uthe kunzima ukuqonda ukuthi usushonephi unembeza kosomabhizinisi abaletha izimpahla zokuvikela kodwa bakhuphule inani lazo lize lifike ku-900%.
|
Uthe kunzima ukusho ukuthi kukhona osolwayo ngokushona kukazakwabo ngoba namaphoyisa awasoli lutho.
|
Uthe kunzima ukuthi abasebenzi babo bahlanze umonakalo weziboshwa ekubeni kuwumsebenzi abangaqashelwe wona.
|
Uthe kunzima ukuthi iqembu livele lixoshe umuntu osahamba icala lingakamlahli njengoba kwenzeka kuMnuz Thabo Mbeki owayengumengameli owazidonsela amanzi ngomsele exosha uMnuz Jacob Zuma esikhundleni sokuba yisekela mengameli.
|
Uthe: “Kunzima ukuthi sikwazi ukusiza amakhasimende ethu ngenxa yokuthi eminye imigwaqo ivaliwe. Sithole nokuthi angaphezu kuka-21 amagatsha amakhaza athintekile njengoba kwebiwe impahla.”
|
Uthe kunzima ukuthi uhulumeni ayekise abantu ukuthi baphuze utshwala, yingakho becela abantu ukuthi bayeke ukuphuza utshwala ngendlela ephumile esandleni.
|
Uthe kunzima ukwemukela ukuthi uNksz Hlongwa akasekho futhi kube nzima kakhulu sebebona isihlalo abehlala kusona singenamuntu, sibekwe izimbali okuwuphawu lokumkhumbula.
|
Uthe kuphanyekwe nezaziso zomphakathi esiteshini ezithi zivaliwe izingxenye zebhilidi kodwa sangabekwa isizathu nesikhathi ezizovulwa ngaso.
|
Uthe kuphazamiseke ukusebenza ophikweni lwezabasebenzi kwi-SANDF ngenxa yamacala kaMdekazi. Uthe uMdekazi uzoqala isigwebo sakhe eKgosi Mampuru ePitoli.
|
Uthe kuphela nje lezi zindawo kumele zilandele yonke imigomo yokuvikela ukubhebhetheka kwaleli gciwane.
|
Uthe kuphele isikhathi eside amaphoyisa engazithathi izitatimende zasenkulisa.
|
Uthe kuphenywa idokodo ngokushona komuntu esiteshini eVerulam.
|
Uthe kuphinde kubhekwe abameli ukuthi bami kanjani, bazokwazi yini ukuba khona kubhekwe nezindleko zecala, ukuthi bazokhokhelwa ngendlela yini bese beyazibophezela ukuzomela umsolwa.
|
Uthe kuphinde kwaba nengozi yezimoto eziyisishiyagalolunye okuhlanganisa ne-ambulansi ebiphuthuma esigamekweni esithile, zonke zenzeke kuHigginson Highway emuva kokuthi umphakathi ususe amatshe abebekwe njengoba kulungiswa umgwaqo.
|
Uthe kuphinde kwagidwa entweni eyodwa yokuthi akukho lapho kuvela khona ukuthi iNkosi yamaQadi, uMqoqi Ngcobo eyamemezela uNyazilwezulu njengomholi yayigunyaziwe.
|
Uthe kuphinde kwalimala amahhovisi negumbi lokufundela iMotor Mechanics. UBhengu uthe kulama kilasi apheshukelwe uphahla kuzoba nzima uma linetha izulu.
|
Uthe kuphinde kwavulwa elinye icala lokudlwengula esiteshini esifanayo ngoJanuwari 8, 2020. Uthe idokodo lidluliselwe ophikeni lwamaphoyisa abhekene noDlame lwasemndenini, ukuVikelwa kwezingane namacala oCansi ePlessislaer ukuze kuphenywe.
|
Uthe kuphinde kwavulwa idokodo ngemuva kokutholakala kwesidumbu emotweni yesibili.
|
Uthe kuphoqeleke ukuthi amiswe emsebenzi ngenxa yokugula.
|
Uthe kuqala ukwenzeka lokhu, kuhlukumezeka eminyakeni emithathu edlule waya kumamezala kodwa wangasizakala. Uveze ukuthi umyeni wakhe umbeka isandla nokuyinto eyenzeke emasontweni amabili adlule.
|
Uthe kuqale ngoDisemba ngonyaka odlule imizamo yokuba kuhlengwe iSAA.
|
Uthe kuqaliwe ukumaka wathi ezikhungweni zokumaka banawo ama-generator alindele ukuphela ugesi.
|
Uthe kuqashwe abantu basemijondolo yaseBlackburn, Cornubia nezinye izindawo abakhelene nazo.
|
Uthe kuqothuka amadlelo nezintaba okudla kuzona izinkomo, osekohelele ekufeni kwemfuyo.
|
Uthe kuR500 million wokuxhasa osomabhiziisi abancane uR263.2 million usuphasile ukuxhasa amabhizinisi afake izicelo.
|
Uthe kusaboniswana nezikhungo zemfundo ephakeme ngezinhlelo zokuqinisekisa ukuthi zihlanzekile ukuze kugwenywe ukusabalala kwecorona.
|
Uthe kusadingeka kubhekwe ukuthi isimo siyavuma yini, ngokuthi umnyango ubonisane nongoti bezempilo.
|
Uthe kusadingeka uR8 million ngaphezulu ukusula isikweletu sabafundi.
|
Uthe kusahlelwa indlela lolu hlelo oluzohamba ngayo wathi othisha bazozwa ngomnyango wezemfundo ukuthi kumele baye kuphi nokutih baye nini ukuyogoma.
|
Uthe kusahlolwa ukuze kutholakale ukuthi kudaleke umonakalo ongabiza malini. Amafemu avaliwe okwamanje kuze kube isimo sibuyela kwesijwayelekile.
|
Uthe kusamele ukuthi kusungulwe imitholampilo noma izinhlelo ezizobhekana ngqo namantombazane amancane ukuze angesabi ukuya emitholampilo ayohlela umndeni ngoba kuze kufinyelele esigabeni sokuthi akhulelwe nje, ayesaba ukuya emitholampilo ngoba abahlengikazi kwabona abakafundiseki.
|
Uthe kusami lapho okwamanje mayelana nezindaba ezithinta ubukhosi baKwaZulu, wathi eminye imininingwane izodalulwa ngemva kwalo mhlangano wakusasa.
|
Uthe kusanda kuvulelwa abaneminyaka engu-18 ukuthi bagome, ngakho kuseva ukuthi kungakhulunywa eyokuthi kube yimpoqo ukugoma ngaphambi kokuba kubonakale ukuthi bangaki abasazophuma bezogoma.
|
Uthe kusaphenywa ngesigameko emuva kokuba etholakele ngeSonto ebusuku.
|
Uthe kusaphenywa ngokunyamalala kukaWandile, umkhondo wakhe kawukatholakali.
|
Uthe kusasa bahlele ukuthi babe nemashi ezosuka epaki iKing Dinuzulu iyophelela emahhovisi kamasipala enkabeni yeTheku.
|
Uthe kusasa kuzoba nenkonzo yesikhumbuzo e-Ukhamba Industrial Park, eMhluzi, eMpumalanga, ngo-2 emini.
|
Uthe kusasa lizophenya, kufudumale, kuvele nenhlamvu yelanga, bese kuthi ngoLwesine nangoLwesihlanu kuphole.
|
Uthe kusatholakale ama-headphones kanye nama-vesti alekelela abantu ukuthi bangaminzi eduzane nalapho okuvela khona ukuthi kucwile ibhanoyi.
|
Uthe kusazoba nezithangami zomphakathi ukuze uphawule ngomthetho wokwenza ukuqwayiza kube semthethweni.
|
Uthe kusazodingeka babuye bahlambulule umsamo ngezimbuzi ngoba okwamanje bahlabe izinkukhu ezimbili ngenxa yokweswela imali. UNkk Mngadi uthe ubonga imeya ngendlela elusukumele ngalo udaba, okwenze kusheshe kumbiwe nethuna. UMasipala waseBuhlebezwe uvumile ukuthi uyazi ngalolu daba kodwa awukwazi ukukhipha eminye imininingwane.
|
Uthe kusazophenya ngemibiko yokuthi kunamaphoyisa aqale aphaka ukudla adla emngcwabeni ngaphambi kokubuya esezobopha uMadisha ngoba lokho kuzochaza ukuthi nawo abeyingxenye yabantu abebephula umthetho.
|
Uthe kusazophenywa imbangela yesigameko. Sekujutshwe ochwepheshe bamacala afuze lawa abangaphansi koKlebe.
|
Uthe kusazophoqeleka ukuthi abantu bagqoke izifonyo, baqhelelane waphinde wathi kubalulekile ukuthi bageze izandla.
|
Uthe kusazothatha isikhathi ukuthi akhululeke emoyeni njengoba singaphumelelanga isifiso sakhe ngephrojekthi.
|
Uthe kusazothatha isikhathi ukuthi izimoto ezizishayelayo zibe khona eNingizimu Afrika ngoba zifuna imigwaqo edwetshwe kahle yagqama.
|
Uthe kusebenza ugesi wezinyokanyoka okuthi uma kushe izigubhu kuthathe isikhathi ukuba zilungiswe.
|
Uthe kusemqoka nokuthi zonke izinhlaka zenhlangano zivuseleleke kuwona wonke amazinga.
|
Uthe kusemqoka ukuba baqale manje bawusebenzise umhlaba, kwenziwe amabhizinisi.
|
Uthe kusemqoka ukuba kucaciswe ukuthi abalimi babengeyona impi,, into ababeyifuna iholo likaR12 500 kuphela.
|
Uthe kusemqoka ukuba uphase kahle minyaka yonke ngoba uma kungenjalo uyaphucwa uxhaso.
|
Uthe kusemqoka ukuthi bakhele kulo mphumela ukubheka phambili.
|
Uthe kusemqoka ukuthi benze kahle emdlalweni wabo neNorway ukuze kufike umdlalo wokuvula beqalabile.
|
Uthe kusemqoka ukuthi nabadlali abazofika kwiCity bazitshele ukuthi badlalela iqembu elifuna ukuzuza izinto ezinkulu.
|
Uthe kusemqoka ukuvikela isithunzi negama leqembu.
|
Uthe kusenenselelo yokuthi imiphakathi ayikaqondi ukuthi izikole kazakhelwa ubuhle bezindonga kodwa inhloso wukwakha abafundi abazokwazi ukuba nezisombululo ngezinkinga ezisemphakathini.
|
Uthe kusengeseminyaka emithathu, kakujike lutho. Lo wunyaka wesibili.
|
Uthe kusenohlelo olusalandelwa oluqhubekayo olungakaqedwa, lwezimvula ezahlasela ngo-2017.
|
Uthe kusenzima emndenini ukwamukela ukuthi indodana yakhe ayisekho. Uthe nasemndenini akekho obengayikhonzile. Uthe ishiye izingane ezintathu ezisencane, eyokuqala ineminyaka emihlanu.
|
Uthe kusenzima ukudlulisa lesi sigameko esenzeka ngoSepthemba 2020.
|
Uthe kusenzima ukukhipha usuku lokumfihla ngoba izinhlelo zokubuya komzimba azikakaphothulwa.
|
Uthe kusenzima ukukhohlwa yisehlo futhi usesaba kwasani. Wayekade ephuma emsebenzini ngesikhathi ehlangana nezinsizwa ezimbili ngakubo ezambingelela, eyodwa yase imthela ngokuthize emzimbeni. Kwahluluka ngokuhamba kwesikhathi ukuthi yi-acid ababekade bemthele ngayo.
|
Uthe kusenzima ukuqeda lo mkhuba wama-debit order kodwa bayazama ngayo yonke indlela.
|
Uthe kuseqhulwini ezinhlelweni zikahulumeni ukulwa nalesi sihlava.
|
Uthe kuseqhulwini ukuthi omasipala bonke abaphethwe yi-IFP kufanele bathole imibiko engenawo ugcobho. Kodwa lokhu kusho ukuthi abaphethe omasipala bahloniphe umyalelo wengqungquthela.
|
Uthe kuseva ukuthi bangasho ukuthi kwenzekani ezikoleni ngoba bezivulwa izolo kodwa liyophela isonto sebenesithombe esiphelele.
|
Uthe kushe uhlangothi langalapho kusebenzela khona othisha nokubhaliswa khona kwabafundi kodwa basazobheka ukuthi awukho yini omunye umonakalo.
|
Uthe kushe yonke into endlini okubalwa okokugqoka nomazisi.
|
Uthe kusho lukhulu kuye ukuthi le ncwadi iphendulwe umdlalo yize bese kuyisikhathi esezingxoxweni nabakwaShowmax.
|
Uthe kushone abantu ababili kanti abantu abahlala endaweni ebudebuduze nendawo yesigameko basusiwe kule ndawo.
|
Uthe kusho ukuthi abantu ababazi abantu abazithwele.
|
Uthe kusho ukuthi abantu abexolisa kubo abanolwazi ukuthi uxoliselani.
|
Uthe kusho ukuthi lawa maphoyisa abalokhu bewathemba abewabiza ngamagama, yiwo kanti ayingozi, wathi abasazi bewumndeni bazothemba bani manje ngoba ne-IFP abasayithembi.
|
Uthe kusinde abanye abantu abane ebebesendlini kulesi sehlo.
|
Uthe kusize abantu abakade sebehlakazekile bebaleka, okuyibona abalibambile ikhehla ngoba sebebona ukuthi lisadubula kodwa izinhlamvu azisaphumi.
|
Uthe kusize ukubhoka kwakhe ukuze kube yima bethola usizo. UKhuzwayo uthe ucele ukuthi bamufake i-oxygen mask nokuthi bamnike usizo lokuqala, bashayele ucingo i-ambulensi. Uthe abahlengikazi bathi izingcingo zabo azisebenzi, basebenzisa iselula nayo engenayo i-airtime. Uthe waze wanikela ngeselula yakhe ukuze bagcine bethole usizo.
|
Uthe kusobala ukuthi okuningi kuzoqhubeka uma sekudlule isimo sokuvalwa thaqa kwezinto kuleli. UMeyiwa wabulawa ngo-Okthoba 26 ngo-2014 eseVolsoroos, kubo kalowo owayeyintombi yakhe nobuye abe ngumculi wakuleli, uKelly Khumalo.
|
Uthe kusolakala ukuthi iloli liphaphalazile layongena kulo muzi.
|
Uthe kusolakala ukuthi Inyathi ebihambisa izingane izithathe eWaterloo iya esikoleni ngesikhathi ishayisana neVW Polo ebiphuma eWaterloo.
|
Uthe kusolakala ukuthi isalukazi besilele endlini yaso ngesikhathi kufika umuntu ongaziwa esihlasela wase esidlwengula.
|
Uthe kusolakala ukuthi laba bafundi banukubezwe ngowesilisa obebakhombe ngesibhamu ngesikhathi bebuya esikoleni ngo-7 ebusuku.
|
Uthe kusolakala ukuthi ngo-8:30 izolo ekuseni amaphoyisa abikelwe ngalo mfundi obemisiwe ongene esikoleni ngaphandle kwemvume, wagcina eseboshiwe.
|
Uthe kusolakala ukuthi ngoLwesithathu olwedlule, KwaMagoda kuhlaselwe owesilisa nowesifazane besemzini wabo abantu abangaziwa. Uthe owesilisa udutshulwe washona, owesifazane walimala.
|
Uthe kusolakala ukuthi owesifazane olinganiselwa eminyakeni engu-42 yobudala ugwazwe kabuhlungu amanxeba ehlukene emzimbeni. Uthe kusolwa ukuthi ugwazwe ngowesilisa amaziyo.
|
Uthe kusolakala ukuthi owesifazane udutshulwe ngamadoda amabili angaziwa abezenza abathengi.
|
Uthe kusolakala ukuthi umfana nomkhulu wakhe baminzile ngesikhathi besusa udoti obudalwe izikhukhula ebhulohweni.
|
Uthe kusolakala ukuthi umsolwa ubewaka abantu ezikhungweni ezehlukene KwaZulu-Natal.
|
Uthe kusolakala ukuthi unezinyanga ezine ezithwele umufi kodwa bazolinda umbiko kadokotela ozohlola isidumbu.
|
Uthe kusolwa ukuthi bebelekelela owesilisa obesebenza ngesikhathi bembozwa yinhlabathi yomgodi ombiwe kukhishwa isihlabathi sokwakha.
|
Uthe kusolwa ukuthi iziboshwa zeqe emuva kokuthi iveni yamaphoyisa ime erobhothini elikuBram
|
Uthe kusolwa ukuthi osomatekisi abebediniwe bagcwale umgwaqo ukuyobhekana ngqo nabadayisa izidakamizwa. Kube sekuvalwa nemigwaqo eminingi.
|
Uthe kusolwa ukuthi owesifazane ashone naye ubeyintombi yakhe.
|
Uthe kusolwa ukuthi umufi ugwazwe ngento ecijile ekhanda.
|
Uthe kusuka beqalile ukusebenzisa lo mshini sebebe nempumelelo enkulu ekuqinisekiseni ukuthi abantu bayajeziswa ngokushayela beqisile.
|
Uthe kusuka ekhula wayazi ukuthi uhlukile kunabanye ngendlela ayecabanga ngayo.
|
Uthe kusuka ekujuleni kwenhliziyo yakhe uyacela amaphoyisa ukuthi aye emiphakathini eyosindisa impilo yabantu.
|
Uthe kusuka kudala umculo wakhe uxoxa indaba njengezingoma ezithi, Baby Enzo nale ethi, Dlala Mrepha.
|
Subsets and Splits
No community queries yet
The top public SQL queries from the community will appear here once available.