input
stringlengths 1
130k
⌀ |
---|
Uthe kunezinkantolo esezimisiwe ezizolekelela abomthetho emacaleni aphathelene nokuhlukunyezwa kwabesifazane nezingane.
|
Uthe kunezinsolo zokuthi uNkk Zondo-Myeni udlwenguliwe ngoba abafike kuqala bamembula ingubo abembathiswe yona babone sengathi unukubeziwe kuqala.
|
Uthe kunezinto abangakwazi ukuziphendula njengokuthi ngeke bakwazi ukuveza amagama abantu abathintekayo ngoba uphenyo alukaphothulwa.
|
Uthe kunezinto abazethulile kuhulumeni bamcela ukuthi akazisukumele ngoba bakholwa wukuthi zingayishintsha impilo yentsha.
|
Uthe kunezinto okuthi uma beziphenya ngoMoyane, bathole ukuthi azihlangani.
|
Uthe kunezinye izibhedlela ezakhiwe izizosiza kakhulu ukuze izwe likwazi ukubhekana nale nkinga.
|
Uthe kunezinye izinhlangano ezizofuna ukuba yingxenye yokuqondiswa kobugwegwe balo thisha njengeSouth African Council of Educators.
|
Uthe kunezinye izinsuku lapho umufi ayefika endlini elimele, ethi ummangalelwa wayemklinya ngoba ayengafuni bahlukane.
|
Uthe kunezivimbamgwaqo ezingu-198 nsuku zonke ezweni lonke.
|
Uthe kungaba ngukuthi usemdala nokuthi ubengafuni ukulahlekelwa ngezinye zezinto ezithinta impesheni yakhe.
|
Uthe: "kungaba njani uma singathi gqi emahhovisi kamphathi wesifundazwe saKwaZulu Natal?".
|
Uthe kungaba wenza iphutha uma engathi bazonqoba.
|
Uthe kungaba yiphutha ukuthi kukhonjwa uHunt ngakho konke okubi okwenzeka kwiChiefs.
|
Uthe kungaba yishwa uma i-ANC ingagcina ingakwazanga ukubhalisela abazoyimela kulabo masipala.
|
Uthe kungabi ukuthi kuqhakambiswa ukubulawa kwabesifazane ngoba kuyinyanga yabo kodwa akube yinto esilwa nayo unyaka wonke.
|
Uthe kungahlangana abantu abangu- 2000 endaweni evulekile, ngaphakathi kuhlangane abangu-750.
|
Uthe kungakuhle futhi ukuthi uma sebevumelene, kuhlatshwe imbuzi kugcwaliswe isivumelwano emadlozini.
|
Uthe kungalesi sizathu umcimbi uqala ngoDisemba 30 ngeLast Dance Comedy Experience ezoba seMbizo Hall, eMpangeni kusukela ngo-6 ntambama. Osomahlaya abazoshiyelana inkundla nguTrevor Gumbi, Siya B, Flaimotion, Siyanda Maphumulo, Justice Kubheka, Qatha, Nonto R nabanye.
|
Uthe kungaleso sikhathi ahlangana khona noSenyaka owamgqugquzela ukuthi aqale abhale umculo wakhe futhi wahlangana noSpikiri owayemfundisa ukudidiyela.
|
Uthe kungalezi zithathu bephoqeleka ukuthi baye ezinkantolo noma kulabo ababhekelele ukusebenza kwabezindaba ukuze bageze amagama abo. “Ngebhadi ukuxolisa okwenziwayo akuphumi emakhasini okuqala, kungalesi sizathu futhi njengoba samukela neKhomishana kaZondo ephenya ngokugwamandwa kwamandla ombuso,” kusho uNkk Gumede.
|
Uthe kungalezi zizathu bezibophezele ekusebenzisaneni nezinkampani ezinkulu, izinyunyana noMnyango wabaSebenzi ukuze kwenziwe isiqiniseko sokuthi iyalandelwa imithetho ebekiwe yokuphepha kwabasebenzi njengoba sebebuyele emsebenzini.
|
Uthe kungamampunge ukuthi iSilo sizothatha uNksz Mulela.
|
Uthe kungamampunge ukuthi uBilliat akaziphethe kahle.
|
Uthe kungamanga aluhlaza ukuthi kuthathwe izimoto zikanokusho njengoba kusabalele leyo mibiko. UNkk Gumede kulindeleke ukuthi abuyele eNkantolo ngoJanuwari 15 wonyaka ozayo.
|
Uthe kungamanga ukuthi babahlawulisa uR10 000, uthe imali abafuna ikhokhwe abakwaMbatha uR5 000 kodwa lona omunye uR5 000 wokudelela owokubethusa, kusuke kungesikho ukuthi bayawukhokha.
|
Uthe kungamele kube nezingxoxo bese kuba nesiphakamiso sifakwe bese kuvotwe uma sekumele sincishiswe isibalo sekhabhinethi.
|
Uthe kungathatha isikhathi ukuthi lezi zinto zilungiswe kuzona zonke izikole.
|
Uthe kungcono ingoduso yakhe ilale nomuntu "ongumfowabo'' kunokuthi ilale namanye amadoda angawazi futhi angakaze amsize ngalutho empilweni yakhe.
|
Uthe kungcono udaba ludluliselwe emaphoyiseni asezingeni lesifundazwe.
|
Uthe kungcono ukube kuyaxhumaneka nalaba bantu abathathe umfowabo, hleze kukhona obekungenzeka.
|
Uthe kungcono ukube kwasetshenziswa imali eyalahleka ngenxa yonkohlakalo ukuze kuvinjwe ukunyuka kwentengo yamanzi. Uthe ulindele imibhikisho ezolwisana nokunyuka kwamanzi.
|
Uthe kungekudala bazovakashela umndeni wakaMncube eZwelisha, eMtshezi, beyobhonga emswaneni.
|
Uthe kungekudala izoshicilelwa imisebenzi ethathwa njengebucayi, edinga abantu abanamakhono ayindlala kuleli kodwa wakuqinisekisa ukuthi umsebenzi wokushayela iloli awukho kulo luhlu.
|
Uthe kungene amanye amadoda amane abengawufakile umfaniswano.
|
Uthe kungenwa ngo-6 ekuseni kuphunywe ngo-6 ntambama.
|
Uthe kungenwa ngoR150 ungakashayi * -6 ntambama bese kukhokhwa uR200 uma selishaye ladlula ihora lesithupha.
|
Uthe kungenxa kaGwala njengoba lelizwe lingcono kanje uma liqhathaniswa neminyaka engaphambi kuka1994. Ube esephonsela inselelo umphakathi wakuleli ukuba uphikisane nemizamo yokucisha amagalelo oGwala emlandweni.
|
Uthe kungenzeka emadolobheni amakhulu kungabikho shintsho, kwazise yilapho leli gciwane limandla khona kakhulu.
|
Uthe kungenzeka ikhomishini ibize ufakazi omusha namhlanje. Ummeli kaZuma, uMnuz Eric Mabuza, izolo uthe kusesekuseni kubona ukuthi bafake isicelo enkantolo baphinde bakhalaze kwiJSC.
|
Uthe kungenzeka uhulumeni agcine enqume ukuthi kuphume indiza ezohamba iqonde ngqo kubona ibathathe babuyele ekhaya njengoba isimo sisibi.
|
Uthe kungenzeka ukuthi baye emdlalweni (odlule) sebelithatha kancane iqembu.
|
Uthe kungenzeka ukuthi inhlangano eklelisa amazwe ngokomnotho iMoody’s ifake iNingizimu Afrika kwinzikamnotho uma isikhipha ucwaningo lwayo ekupheleni kwenyanga kwazise umnotho awukhuli.
|
Uthe kungenzeka ukuthi ukusha komuzi wakhe kusukela lapho ngoba uthole izinsongo zivela komgagulile, obonakala engahambisani nesinqumo sikaMavundla.
|
Uthe kungenzeka ukuthi umengameli uyawudinga umholo wasePhalamende, ukuze umsize njengoba egula.
|
Uthe kungenzeka ukuthi umufi ushelelile waphonseka wase ehluleka ukubhukuda aphume kule swimming pool engu-1.8 metres ukujula kwayo.
|
Uthe kungokokuqala eqokwa emiklomelweni esezimele njengoba eseqopha ngaphansi kwenkampani yakhe iSomnandi Sun Entertainment. Phambilini ubeseMabala Noise Entertainment.
|
Uthe kungumsebenzi wawo wonke umuntu ukuqinisekisa ukuthi abesifazane bazizwa bevikelekile ngaso sonke isikhathi.
|
Uthe kungumusa kaNkulunkulu ukuthi useshade no-Ebony iminyaka engu-40.
|
Uthe kuningi abakuzuzile ikakhulukazi njengoba ubesebenza kumasipala onezindawo zasemakhaya.
|
Uthe kuningi abakwenzayo ukugqugquzela abantu baseNingizimu Afrika ukuthi baphuze ngendlela ehlelekile.
|
Uthe kuningi abakwenzayo ukuthuthukisa imboni yamatekisi abale kukho ukuvula amahhovisi ePRE eThekwini nokuxoxisana mayelana nokuphazanyiswa kwamabhasi okwenziwa yimboni yamatekisi ePinetown.
|
Uthe kuningi abanganelisekile ngakho futhi kunezinsolo zokuthi uNyazi luhlangene nomfundisi okunezinsolo zokuthi udla nalo izimali zebandla. Uthe umfundisi lowo nguyena kuphela okwazi ukungena lapho kukhona uNyazi, aphume esedonsa amapotimende okungaqondakali noma ngawemali njengoba ehlala endaweni yezimpunyela kodwa ungaqondakali umsebenzi omnika imali njengoba eyimpunyela.
|
Uthe kuningi abantu abazokuthokozela ngale ndawo asazobonakala kuyo isikhathi eside, kanti uzokube esondelene kakhulu nomndeni kaJack Mabaso.
|
Uthe kuningi abazojabulisa ngakho ababukeli balolu hlelo uma seluqalile, nangangabazi ukuthi luzoba yinto ehlukile.
|
Uthe kuningi abazokuveza abangajabule ngakho kulesi sithangami esizobe sihanjelwe nayimbongi, uMzwakhe Mbuli.
|
Uthe kuningi abeza nakho njengabashayeli abasha abazojoyina abanye abadala abazobabuyisa.
|
Uthe kuningi akufunde endimeni yomculo, okuhle nokubi okumenze wakhula.
|
Uthe kuningi akufundile okumenze wavuma ukwenza uhlelo olufana nalolu.
|
Uthe kuningi akwenzayo kodwa ngeke akwazi ukukudalula okwamanje.
|
Uthe kuningi asazokudedelela abalandeli ngoba akafuni ukusonga izandla, alindele ukuphiwa nje.
|
Uthe kuningi azokukhumbula ngendodana yakhe ebihlakaniphile esikoleni, ithanda ukwenza izinto ngokuhleleka endlini futhi ebimeluleke ngezezimali.
|
Uthe kuningi nje okwakwenzeka kungafanele njengoba ithimba elalisebenza ngaphansi kwalolu hlelo lwalukwazi ukuthola izibhamu, lukwazi nokungenelela odabeni lokuhanjiswa kwemali.
|
Uthe kuningi okonakele kwaPrasa, eminyakeni eminingi eyedlule kwesinye isikhathi bekuba yibhodi elingasebenzi kahle noma yibhodi lixabane nabaphathi bale nkampani.
|
Uthe kuningi okufanayo phakathi kwakhe noNdobe njengoba bobabili beke baba ngothisha futhi bengamaWeseli.
|
Uthe kuningi okuhle abantu abangakwazi njengokuthi kugcwele izifundiswa ezingesabi ukwabelana ngolwazi lwemikhakha ezikuyona.
|
Uthe kuningi okuhle azokwenza kulo nyaka kodwa angakathandi ukukudalula kodwa umsebenzi wakhe iwona ozozikhulumela.
|
Uthe kuningi okuhle okuzayo njengoba ezokhipha i-albhamu yakhe abayihlanganise noDuncan ngo-Okthoba. Uthe sekumi ngomumo ngayo futhi abantu abalindele okukhulu njengoba kuhlangene iMabala Noise ne-Afrotainment kwi-albhamu eyodwa.
|
Uthe kuningi okukhulunywayo. Kunezinsolo zokuthi kukhona abebebanuka ngokuthakatha. Uthe umfowabo ubengakaze ezwe kuthiwa unezitha, akayazi imbangela yokubulawa kwakhe.
|
Uthe kuningi okungaveli kule video okukhombisa ukuthi konke kwaqala kanjani.
|
Uthe kuningi okuzojabulisa ababukeli bawo ngakho okubalwa nezingxabano zomndeni ezilokhu ziqhubekile.
|
Uthe kuningi okuzojabulisa kwiSibaya nokuzogcina lo mdlalo usezingeni.
|
Uthe kuningi osekushintshile kunangesikhathi eqala ngenxa yobuchwepheshe. Yayingekho i-Instagram nezingcingo zazingavulwa, abalaleli babebhalela emsakazweni.
|
Uthe kuningi osekwenziwe ukuthi kube khona oGrade R njengoba izibalo ziveza ukuthi ngo-2017 bangu-74% abenza leli zinga ezikoleni.
|
Uthe kuno-60% wamathuba emvula ngoLwesihlanu. “Imvula ikhona njengoba beliduma lina eNewcastle, Vryheid nasOphongolo (izolo). Le imvula engatheni kodwa ukushisa kuzokwehla namuhla ntambama kuya ngempelasonto,” kusho uMsimang.
|
Uthe kunodaba olusenkantolo ngenxa yokuthi abathintekayo baludlulisele khona.
|
Uthe kunohlelo olulandelwayo lokubheka ukuthi ngabe amakhambi osuwathakile aphephile, obekumele alulandele ngesikhathi.
|
Uthe kunohlu lwemizi ebizontshontshelwa izimoto abaluthole kubasolwa ababoshiwe manje sebelinde uCele azokhuluma nabo.
|
Uthe kunokuhudula izinyawo kubaholi be-ANC abakuhumeni, abangafuni ukubukeka njengabantu abaphuma iqhubu noZuma.
|
Uthe kunokungaboni ngaso linye ngaphakathi kule nhlangano njengoba kuputshuke lo mbiko ekubeni kuyinto ebixoxwa ngabaholi abaphezulu bale nhlangano.
|
Uthe kunokunikezwa kwabantu ukudla ngendlela echemile kule ndawo, futhi sekunesikhathi bagcina ukukuthola.
|
Uthe kunokuthi isebenzisane namanye amaqembu, iDA iyaye ifune ukuthi kube yiyo ephatha yonke into.
|
Uthe kunolunye uphenyo oluqhubekayo ngodaba oluthinta imizila nezimvume.
|
Uthe kunoma iyiphi intando yabantu, uhulumeni uxhumana nabo kuqala bese izinqumo zithathwa sekuke kwanokubonisana.
|
Uthe kunombiko abawutholile kwenye imayini esifundazweni iMpumalanga lapho kube nomsebenzi oncamele ukuya emsebenzini yize sekutholakale ukuthi uhaqekile waze washona ngenxa yokuthi iningi labasebenzi lisaba ukuthi uma lingalubhadi emsebenzini ngeke likhokhelwe umholo wezinsuku ezibekiwe.
|
Uthe kunomgani wakhe obedayisa u-chilli sauce, awuthenga wawufaka wanonga ngawo amazambane ayewaphekile wezwa kumnandi, waqala lapho ukunonga amazambane ngezinto eziningi okungama-herbs, amakhowe nokunye okuningi wagcina esekufaka ezitsheni ekudayisa.
|
Uthe kunomthengi abathole ukuthi wabolekwa uR600 kodwa wagcina esekhokhe ngaphezu kukaR5000 okuyimali ephindwe kasishiyagalombili.
|
Uthe kunomthetho oqalile ukusebenza kulo nyaka weholo eliphilisayo ozophucula amaholo abasebenzi abangu-6 million abebehola ngaphansi kukaR20 ngehora.
|
Uthe kunomyalelo osukhishiwe othi umuntu ozotholakala emgwaqweni ngesikhathi sokuvalwa kwezwe, bazomgxoba ngebhuzu.
|
Uthe kuno-R2 billion okufanele uye kubasebenzi abawu-535 587 osahleli esikhwameni se-UIF ngoba abaqashi balaba basebenzi kunemininingwane abangayilethanga.
|
Uthe kunqanyulwe kwisabelo uR750 million wengqalasizinda wathi ngoMashi batshale uR496 million wokwakha izindawo zokuhlala izitshudeni ikakhulu ezikhungweni ezazincishwe amathuba phambili.
|
Uthe kunuka isikhunta endlini, okuyiphunga eligcina selibagulisa.
|
Uthe kunyaka wezimali odlule bakwazile ukweqa esibalweni sokudalwa kwamathuba emisebenzi esingu- 100 000 lesi sifundazwe ebesizibekele wona, abangu- 137 000 athe iningi lawo lidalwe amabhizinisi amancane.
|
Uthe kunzima kakhulu kosomabhizinisi abancane uma amabhizinisi abo ezohlaselwa yimvula ngoba iningi labo alinawo umshwalense owanele ozolisiza ukuthi limelane nemali elahlekile uma lingasebenzanga.
|
Uthe kunzima kakhulu ukukhuhla ibhentshi kuyena kwazise indodana yakhe eneminyaka emine ibuye imubze ukuthi kungani engadlalanga.
|
Uthe kunzima khona kodwa uyasiqonda isimo.
|
Uthe kunzima kwezikaqedisizungu kodwa ufuna abalandela kuyena befunde ngamaphutha awenza.
|
Uthe kunzima nokho ukugeqa amagula engambonile. Mayelana nokuthi ahlinzwe, uthe sekuzoba nzima kakhulu lokho. Sekuzodingeka kusetshenziswe ubuchwepheshe bezokubelethisa obusezingeni eliphezulu futhi obubizayo.
|
Uthe kunzima ukuba umphakathi uthembe amaphoyisa njengoba kwayena uNgwenya enelungu lomndeni wakhe eladutshulwa ngamaphoyisa kodwa udaba alusukunyelwa phezulu.
|
Uthe kunzima ukubona ama-desk engenamuntu kanjalo kushona namaphoyisa ngenxa yaleli gciwane elibhubhisayo.
|
Uthe kunzima ukufunda ukuhamba ngoba walimala kanzima emlenzeni.
|
Subsets and Splits
No community queries yet
The top public SQL queries from the community will appear here once available.