input
stringlengths 1
130k
⌀ |
---|
Uthe le mali izokwazi ukususa ungabazane olukubantu lokuthi isazokwazi ukusebenza. |
Uthe le mali izosiza abalimi ukuthi bakwazi ukunakekela imfuyo yabo njengoba bezokwazi ukuthenga omanyolo, |
Uthe le mali izosiza iSABC ukuthi ikhokhele izikweletu zayo kodwa kufanele iyiphathe kahle, iqinisekise ukuthi ilandela imithetho yokusebenza, ibheke namathuba ezinkampanini ezizimele. |
Uthe le mali izotholwa kanye vo futhi iyingxenye yesamba sikaR1 135 billion obekelwe eceleni ukunxephezela abamatekisi. |
Uthe le mali kuhloswe ngayo ukunqanda ukulahleka kwemisebenzi kwababambe iqhaza embonini. Njengoba osomatekisi benxuse ukuba umnyango ubabhekelele ngokuxegisa imithetho yokuvalwa kwezwe ngokuthi abagibeli bengabe besaba u70% kodwa babuyele ku100% bese kuqikelelwa ukuthi wonke umgibeli ugqoka isifonyo futhi ugcoba izandla nge-sanitizer. |
Uthe le mali wayeyifaka esikhwameni afike ayihlele kahle uma efika ekhaya ayifake esisefeni. |
Uthe le mibiko abayitholayo iphambene nobuhlobo izwe laseChina elinabo nezwekazi lase-Afrika, wengeza ngokuthi ubuhlobo obuhle bezwekazi lase-Afrika neChina busuka kudala njengoba yabamba iqhaza enkululekweni yamazwe amaningi |
Uthe le migomo ekhishwe yileli thimba ibinxenxa ukuthi kuphawulwe kuyona kuleli sonto. |
Uthe le mikhiqizo isikhona kwezinye zezitolo zakwaClicks kuleli. |
Uthe le misebenzi aqashwe kuyo yenza kungabi lula ukuthi ahlale ekhipha umculo njalo ngoba uthanda ukuthatha isikhathi sakhe uma enza umculo. |
Uthe le misebenzi yakheke ngemuva kwengqungquthela ebithinta zonke izinhlaka okubalwa amabhizinisi, abasebenzi neminye imikhaka. |
Uthe le mishini ubeyicelele emzini oseMona eduze kwalapho esebenzela khona. |
Uthe le mishini ubeyiqashile ngohlelo lokuthi kugcine sekungeyakhe. |
Uthe le misiko yiyo futhi emenza ahluke. |
Uthe le miyalezo inika abazali ithuba lokuthi bavume ukuthi izingane zabo zizosoka. Ibiphinde ifune imininingwane yabazali namakhophi esitifiketi sengane nomazisi womzali. |
Uthe le mizamo ibalulekile ekuthuthukiseni umnotho. |
Uthe le mvula enkulu ibihambisana nesishingishane u-Eloise. Kulesi sifunda kulo nyaka kunemvula eningi kunokwejwayelekile. |
Uthe le mvula iphinde yaphazamisa nogesi ezindaweni eziningi. Amathimba ezimo eziphuthumayo kahulumeni wesifundazwe nawoMkhandlu weTheku asebenza ngokubambisana ukuzama ukutakula imindeni ekhahlamezekile,” kusho uNkk Dube-Ncube. |
Uthe lena kusuke kuyindlela yabantu abayizitha zesisulu abasuke behlose ngayo ukuqinisekisa ukuthi bayaqeda nya ngempilo yalowo muntu. |
Uthe: “Lena yibaby shower yesifundazwe sihlonipha uMaShelembe, sinaye ozosihlobisela nguThumoya ikhekhe lizokwenziwa nguPhumla Nkonyeni omunye umsamariya umatasa uthola indawo, impendulo sizoba nayo ngaphambi kokuthi kuphele usuku. Sifuna ibe ngoSepthemba 26, le nyanga ayikhumbule ngalolu suku. Asimtshengise uthando simxhase. Nginethemba lokuthi loku kuzomnika isibindi sokuthi aphume kulobu budlelwano obungajabulisi.” |
Uthe lena yimizamo yokumnyundela njengoba kukhona abamphakamisela esikhundleni sikaNobhala-jikele engqungqutheleni kazwelonke ezobanjwa maduze. Uqhube wathi esinye isizathu esenza ashaywe ukuthi ulwa nenkohlakalo eyenzeka ehhovisi likazwelonke. |
Uthe lena yindlela adayisa ngayo umsebenzi wakhe ukuze athole iziguli ezikwezinye izifundazwe. |
Uthe le ncwadi abazoyivulela abantu bayathemba ukuthi bazoyithakasela. |
Uthe le ncwadi iveza ukuthi isikhathi sikaNgiba sokuthi ehlale kulo muzi siphela kulo nyaka ngakho uNgiba ubonile ukuthi isikhathi siyamphelela wanquma ukuyicekela phansi ukuze kube sengathi ubehlaselwa. |
Uthe le ncwadi izofundwa izingane nabantu abathanda ukufunda ngomlando wezwekazi i-Afrika. |
Uthe le ncwadi wayibhala ngaphambi kukaJune 17 kodwa kuze kube manje akukho mpendulo asayitholile. |
Uthe le ncwadi yakhe iyatholakala ezitolo ezidayisa izincwadi. |
Uthe le ndawo ayilingisayo wayikopela kuyise ongasekho, uGesi. |
Uthe le ndawo azobe eyilingisa ihluke kakhulu empilweni ayiphilayo nasezindaweni aseke wazilingisa. "UFuneka owesifazane oyisikhohlakali futhi onenkohliso. Uthanda impilo ephezulu nezinto ezimnandi. Sengijahe kabi ukuba nimbone." |
Uthe le ndawo eyake yalingiswa nguSlindile Nodangala, abantu bazobona owesifazane ohlukile kakhulu. |
Uthe le ndlela yokwenza izinto ayikhombisi kuphela ukudelela umuntu osuke uhleli naye kodwa kuphinde kulimaze nobudlelwano bakho nalowo muntu ngoba bakubona njengomuntu ongenasikhathi sabo nongenandaba. |
Uthe le ndlu yakubo imkhumbuza izinto eziningi ezenzeka kuyo, ezinhle nezimbi ezazenzeka ngesikhathi sobandlululo. |
Uthe le ndoda ibhekene necala lokuphatha imali engekho emthethweni kanti kulindeleke ukuthi ivele enkantolo yemantshi yaseBotshabelo maduze. |
Uthe le ndondo akayihlomulanga yedwa kodwa nabo bonke ozakwabo abeqokwe nabo. |
Uthe le ngane igqigqe ezibhedlela kusukela isencane kodwa akukho mehluko okhona kuyona. |
Uthe le ngcindezi ibihambisana nokuthi atshelwe ukuthi amaqanda akhe ayabola, uzoba nenkinga yokuthola abantwana nokuthi kungani engatholi indoda ezomshada ngokushesha ngoba isikhathi siyahamba, iminyaka ayimile. |
Uthe le ngoma ibizoba nakwi-albhamu yakhe yokuqala ebizophuma ngale nyanga kodwa wakuhoxisa ukuyikhipha. |
Uthe le ngoma idayisa kahle futhi abantu bayazifela nge-video yayo kwiYoutube esibukwe abantu abangaphezu kuka-500 000. |
Uthe le ngoma ididiyelwe nguPrince Bulo futhi isiqalile ukutholakala ezitolo zomculo ze-internet. |
Uthe le ngoma ikhuluma ngobunzima nangendlela ilokishi laseLovu elimkhuthaze ngayo ekufinyeleleni empumelelweni yakhe. |
Uthe le ngoma ikhuluma ngothando futhi icishe iyele kuSkhanda Love. |
Uthe le ngoma izobathinta ngezindlela ezehlukene abantu kodwa anethemba ngakho wukuthi izodlulisa kahle umyalezo entsheni esazama impilo. |
Uthe le ngoma yakhe, ekhuluma ngothando, ilandela iBrand New ayeyishaye noFey. |
Uthe le ngozi imenze wacabanga ukuthi kuphelile ngaye wacishe walahlekelwa yithemba ngempilo. |
Uthe le ngozi yenzeke emgwaqweni owubhuqu, okukholelwa ukuthi umshayeli webhasi limphunyukile, laphaphalaza emgwaqweni labe seligingqika. |
Uthe le ngqungquthela iba minyaka yonke, ijikeleza amazwe ahlukene. |
Uthe le ngqungquthela itshale uR300 billion kulabo abathi bazotshala imali kuleli. |
Uthe le ngqungquthela yokukhetha abaya esiShayamthetho nePhalamende kumele ifake zonke izinhlaka. |
Uthe le nhlangano ibiya ezikhulwini zalezi zinkampani ifuna zithenge amatafula uma inezidlo zasebusuku zokuqoqa imali |
Uthe le nhlangano ibuyele kubo yathi asikho isidingo ngoba ngeke idilize kungakaboniswana, okwenze izinyunyana zahoxisa umyalelo wenkantolo kanti iSABC izobavukela esiswini njengotshwala. |
Uthe le nhlangano imele ukuqinisekisa ukuvikela abesifazane odlameni olubhekiswe kubo, ukuqiniseka ukuthi abesifazane bayafunda, bayahlomula kwezomnotho nokubatshela ngamathuba ezomnotho akhona. |
Uthe le nhlangano kwakumele ihlale phansi ifune izeluleko zomthetho kuqala ngaphambi kokugijima iye kwabezindaba iyomemezela lesi sinqumo. |
Uthe le nhlangano wayisungula nyakenye ngoba enesifiso sokuvakashisa ogogo bendawo kwamanye amazwe ukuze bayoxoxa ngamagugu aseNingizimu Afrika. |
Uthe le nkampani ihlulekile ukugcina isivumelwano sokuthi bazomnikeza u-70% inkampani ithole u-30% wemali yokucula kwakhe emicimbini. |
Uthe le nkampani iveze ukuthi ibhekene nezinkinga ngendaba kagesi. |
Uthe le nkampani izogxila kakhulu ekuqedeni uhlelo olusha okuhloswe ngalo ukusabalalisa ugesi nokusheshisa ukukhiqizwa kwawo ngabakhiqizi abasha. |
Uthe le nkantolo bekungafanele izinhlaka ezithintekayo kulolu daba izinikeze isikhathi eside kangaka ukuba zifake amaphepha. |
Uthe le nkinga iqale ngesikhathi ethola ukuthi ingoduso yakhe isiqome omunye abasebenza naye. |
Uthe le nkonyana enamakhanda amabili usayigcinile ekhaya kuze kube kufika abagcina amagugu abathe bafisa ukuyithatha. |
uthe: "Le nqubo ayidalelwe ukucindezela abantu besifazane, kepha akufanele iphoqwe. Amadoda nabesifazane banezindima ezihlukene abazidlalayo futhi lokho akusenzi ukuthi singalingani. Kungakuhle sihloniphe ukwehluka kwethu nezindima esizidlalayo." |
Uthe le nto akuyona into yamanje kodwa kudala yayenzeka kanti kwakuke kuhlalwe phansi kuxoxiswane, nowesilisa athole ukwelulekwa ngabadala emndenini bamcathulise kuze kube uyaphola. |
Uthe le nto eyenziwa yi-ANC ikhombisa ukuthi inovalo ngokuthi i-IFP iyakhula endaweni. |
Uthe le nto imgulise kakhulu ngoba indlu idilizwe ngosuku abethi ungena ngayo kulo. Uthe akukho ncwadi noma sixwayiso esithunyelwe umasipala bavele babona sekudilizwa. |
Uthe le nto imhlukumezile emoyeni, akathandi ukwanda kakhulu ngokumehlele. |
Uthe le nto isiyimbangela yokuthi ingakhululeki noma kufanele iye esikoleni ngoba ezinye izingane ziye ziyibuke kabi ngenxa yephunga uma isizikhululile ingezwanga noma ingakalishintshi inabukeni. |
Uthe le ntokazi obekungelula ukuthi izitholele umsebenzi, yathatha isinqumo sokuthi ngeke ize isebenze kanzima ukuze iphile impilo ephezulu. |
Uthe le ntombazane kusolakala ukuthi ibinukubezwa ngocansi nguyise amahlandla amaningi uma izolanda imali lapho kuhlala khona uyise, njengoba behlala ngokwehlukana nonina. |
Uthe le nto ubelokhu ezitshela ukuthi ingumlilo wamaphepha kodwa yalokhu iqhubekile. |
Uthe le nyanga ithwasisa abesifazane kuphela kangangoba abeyisithupha amathwasa esifazane ahlala emzini wayo. Uthe udaba lokudlwengulwa kwakhe ulubikile emaphoyiseni. |
Uthe le nyunyana ibibheka ukusebenza kongqongqoshe abasanda kungena ezikhundleni, ezinsukwini ezingu-100 bephethe iminyango. |
Uthe le nyunyana ihlangane noMkhize yakhuluma naye ngokushoda kwezinsiza zokuzivikela ezikhungweni zezempilo obekuhambisana nobufakazi bokuthi le nyunyana ihambele ezibhedlela yazibonela ngokwayo ukuthi lezi zinsiza ziyashoda okwenza ukuthi abasebenzi basebenze bengaphephile. |
Uthe le nyunyana indala njengoba igubha iminyaka engu-103 yabakhona futhi isaqhubeka nokukhula. |
Uthe le nyunyana yacela Isilo ukuthi sibe wumkhuseli wayo, sakwemukela ngezandla ezimhlophe. |
Uthe lesi akusona isikhathi sokudlala ngempilo yabantu bakuleli. |
Uthe lesi isipho sakhe sikaKhisimusi asinika intsha ezoba nenhlanhla yokukhethwa. |
Uthe lesi ngesinye sezibhedlela ezingekho matasa okusebenza kuphela imibhede engu-39% njengoba siqokwe njengesinye sezibhedlela okuzolaliswa kuso abantu abahaqwe yileli gciwane. |
Uthe lesi ngesinye sezihloko okuzokhulunywa ngazo kulo mcimbi azoba yingxenye yawo uMeya uNomusa Mqwebu. |
Uthe lesi ngesinye sezikole okwakumele ngabe kade salungiswa ngoba sikhiqiza imiphumela emihle kwa-matric. |
Uthe lesi sehlakalo senzeke kukhona abagibeli ebhaisini. |
Uthe lesi sehlakalo senzeke ngabo-12 ebusuku bayizolo wathi ufike sekusha ubuhanguhangu. |
Uthe lesi sehlo senzeka ngoFebhuwari kulo nyaka. |
Uthe lesi sehlo sibashaqise kakhulu ngoba ngesikhathi egcina ukubonakala ngoLwesibili bebenethemba lokuthi bazomthola ephila yize bese kuphele izinsuku engatholakali ekubeni engesiyo ingane ezulayo. |
Uthe lesi sehlo siziphoxile izikhulu zikahulumeni. |
Uthe lesi senzo sakhe kwakungesobuntu wathi baningi nabanye abasizayo ngemali. “Baningi abanye engibasiza ngemali. Lesi yisenzo sobuntu.” |
Uthe lesi senzo salo msolwa siwuhlukumeze kakhulu umndeni kamufi kangangoba bengabaholi, sebebanikeze usizo lokululekwa ngokomphefumulo. |
Uthe lesi senzo simphathe kabi wabe esebikela inkampani. |
Uthe lesi senzo simshiye ethukile futhi akazi nokuthi kumele enzeni. |
Uthe lesi senzo sitshengisa ukuthi iqembu elibusayo kalisenendaba nabantu abantulayo okuyibona abalibeke lapho likhona. Banxusa wonke umphakathi usukume ulwe nalobu bugebengu obenziwa uMasipala ngokubuyisela wonke amakhalenda bese becela umasipala ukhokhe imali okwenziwe ngayo amakhalenda. |
Uthe lesi senzo sokusabalalisa amampunge siyicala elibomvu ngoba senza ukuthi abantu batatazele kungekho sidingo, ikakhulu abanemindeni nezihlobo ezilaliswe kulezi zibhedlela ezibalwayo. |
Uthe lesi sibalo sengeza ku-10.8 million wabantu abebevele bengasebenzi ngoJanuwari. |
Uthe lesi sibhedlela silungisa uphiko okulaliswa kulo iziguli eziphazamiseke emqondweni nokwenza ukuthi zifakwe emawodini abaphethwe ngezinye izifo. |
Uthe lesi sifo siyingozi njengoba kulo nyaka sekushone abantu abahlanu, abathathu baseMlaza okukhona kubo izingane ezimbili ezineminyaka engaphansi kuka-10. |
Uthe lesi sifundazwe asinaye uNgqongqoshe wezobuCiko kodwa selokhu kwagcina ngoNkk Bongiwe Moloi-Sithole oseqhoqhobele isikhundla sikaNgqongqoshe wezoLimo kulesi sifundazwe. Kwenzeka lokhu nje owayeyiNxusa lakuleli eJapan, uMnuz Thulani Dlomo unqume ukuzinikela esiteshini samaphoyisa iDurban Central namhlanje ntambama. NoRamaphosa ushilo ukuthi kukhona oboshiwe osolwa ngokuba wubhongoza wezibhelu zokutatshwa kokudla okudlule nabantu abangaphezu kuka-95 eKZN, kwabawu-11 abasahujwa ngamaphoyisa. |
Uthe lesi sifundazwe singesesine kwezihamba phambili ngezibalo eseziqale ukwenyuka zabahaqwe yigciwane, iGauteng ihamba phambili ngezibalo ezenyukayo. |
Uthe lesi sifundazwe sinomlando obuhlungu esisuka kuwo. |
Uthe lesi sifundazwe sisebenzisa imishini emisha iGen-Xpert ehlolisisayo futhi ekhipha imiphumela ngokushesha. Uthe ngenxa yalokhu sebebancane abantu imiphumela yabo ethi abanayo iTB kanti banayo. |
Uthe lesi sigameko senzeke ngaphambi kokuthi kufike ongqongqoshe. Phakathi kongqongqoshe abebehambele lo mcimbi uNkk Nomagugu Simelane-Zulu onguNgqongqoshe wezeMpilo eKZN, uNgqongqoshe wezokuThuthukiswa koMphakathi uNkk Nonhlanhla Khoza neMeya yaseMpendle uMnuz Sizwe Ndlela. |
Uthe lesi sigameko senzeke phambi kwamaphoyisa, kepha uZondi uyalelwe ukuba ayovula icala esiteshini samaphoyisa. |
Uthe lesi sigameko sibaphathe kabi kodwa babonga umphakathi osukumele phezulu wasiza amaphoyisa ngomkhondo oholele ekutheni kuphume ngisho awaseVryhied ezolekelela awaseDumbe, kwajahwa umsolwa obesebaleke ngemoto ebihamba uthisha waze wayofika ngasemngceleni weNingizimu Afrika neSwatini. |
Uthe lesi sigameko siwushiye uthukile umndeni. |
Subsets and Splits
No community queries yet
The top public SQL queries from the community will appear here once available.