input
stringlengths
1
130k
Uthe lobu bunzima buqhubekile ngisho esephumile emoyeni njengoba neso bese lifuna ukungaboni.
Uthe lokho akulona ihlazo kodwa kufanele kwenzeke kanye kwedlule, kungabi amahlalakhona.
Uthe lokho akusho ukuthi inyuvesi ayinandaba nezokuphepha kodwa kumele ibheke ukuthi imali ekhona ingakwazi ukwenza ziphi izidingo. Uthe uyazi ukuthi isigungu sabafundi kule nyuvesi sithi inkampani yonogada egada kulesi sikhungo inokuhlobana okukhona nabaphathi bale nyuvesi okuyinto engekho.
Uthe lokho akuyona into engaba yinkinga ngoba bayamvumela umfundi wabo ukuthi ayobhalela esikoleni abefunda kuso uma sekuyizivivinyo zokuphela konyaka.
Uthe lokho kubasizile njengoba bekwazile nokuthi bacele ama-voucher kuhulumeni ukuze kubhekelelwe omaskanda njengoba kungakasetshenzwa. Uthe njengamanje asephumile ama-voucher omaskanda baseGoli abanikwa ama-voucher kanti nakwezinye izifundazwe azotholakala.
Uthe lokho kukodwa kumsebenzele, kwamsondeza nasezinhliziyweni zabavoti.
Uthe lokho kumele kuphele, amakholwa nawo abe nezwi ekubusweni kwezwe ngoba le nhlangano iyinhlanganisela yezinhlaka ezahlukene.
Uthe lokho kumphoqe ukuba azibambe ziqine empilweni.
Uthe lokho kuzokwenza ukuthi abaphule umthetho basheshe baboshwe.
Uthe lokho kuzoqinisa umkhankaso wabo othi akungasali neyodwa ozozithola esehlukunyezwayo noma yingaluphi uhlobo.
Uthe lokho kwayilahlekisela ngenqwaba yabavoti okwakulindeleke ukuthi izakhele bona.
Uthe lokho kwenze kwamcacela ukuthi kukhethwa izingoma zabangani ngoba akukho okuchaziwe ngokuguqulwa kwalo mgomo.
Uthe lokhu akubaphathi kahle ngoba ubezothola isigwebo esithe xaxa ukube limlahlile necala lokudlwengula.
Uthe lokhu akuhlukumezi uyise kuphela kodwa nomntwana uyahlukumezeka ngoba usuke esenobudlelwano futhi esazi nokuthi nguyise lona.
Uthe lokhu akukuze kwenzeke yize lo wesifazane ethi sebexhumane izikhawu eziningi nomnyango.
Uthe lokhu akusho ukuthi uzoyiziba imiyalelo yeSafa ngokukhulisa abadlali abazoba seqophelweni lomhlaba ngokuzayo.
Uthe lokhu akushoyo akusho ukuthi unina wale ngane ubengayinakekeli.
Uthe lokhu akuthinti elakuleli kuphela , kodwa namazwe omhlaba.
Uthe lokhu akuvumelekile njengoba laba abamisiwe bengavumelekile ukuba babe yingxenye yokuqokelwa izikhundla noma yiziphi kwi-ANC.
Uthe lokhu akwamukelekile futhi labo abahlasele abanye bazothathelwa izinyathelo zomthetho.
Uthe lokhu akwenza ngoba inhloso yawo asuke efuna ukuvala okuthile okungalungile, bese edidisa ngalezi zinkulumo ukuze kunganakeki okwenziwa abathile okungalungile.
Uthe lokhu akwenzayo ukwenza njengesakhamuzi esikhathazekile esizwelana nosizi lwabafundi akukho okunye.
Uthe lokhu AmaZulu ayekubona njengeqhinga likahumeni wobandlululo lokuphoqa abantu abamnyama ukuba bayosebenza ezimayini nasemapulazini abamhlophe ukuze bakhokhelwe imali encane kanye nokuhlawula izikweletu ezadaleka ngenkathi kulwa impi yaMangisi namaBhunu yangeminyaka ka1899 – 1902.
Uthe lokhu bakubona kwi-video kumaselula kamasipala aqapha lonke uhambo lomshayeli. UMthembu uthe okunye ngukuthi njengoba bethenge amaloli bakwazile ukonga imali eningi.
Uthe lokhu bakusho ngegunya nangokukungesabi, ukuthi okushiwo ezinkundleni zokuxhumana nokukhishwa kwezithombe zezifonyo ezingekho ezingeni elifanele okuthiwa zithunyelwa wumnyango, akulona iqiniso kodwa yizinhlelo zabathile zokuphazamisa ukufunda ezikoleni.
Uthe lokhu bakuthathela ocwaningweni olwenzelwe i-US National Institutes for Health obelubheka ukuthi imisebenzi eyenziwa abantu inamthelela muni esimeni sabo sempilo.
Uthe lokhu bakwenza ukusiza abafundi ukuthi benze kahle.
Uthe lokhu bakwenza ukuze kuvikelele abahamba naso. “Kumele babe babili abazohamba nesidumbu uma siyongcwatshwa. Lokhu sikwenza ukuze sibavikele uma kungukuthi oshonile ubeneCoronavirus,” kusho uCele. Ubephendula imibuzo kuchazwa ngemigomo yesigaba sesithathu sikathaqa esiqala ngoMsombuluko.
Uthe lokhu bakwenzela ukuthi bahlale nemindeni yabo. Emhlanganweni ababe nawo nomele uMnyango wezokuHlaliswa kwaBantu ngoLwesine, abazange baneliswe abatshelwa kona.
Uthe lokhu bakwenze ngaphambi kokuthi leli iqembu lethule umhlahlandlela walo wokhetho ozokwethulwa maduze.
Uthe lokhu bakwenze ngoba babuka ingozi yabantu abazonqwabelana khoba babhebhethekise iCorona
Uthe lokhu bakwenze ngoba bekunezikhalazo ngezinto eziningi ezifaka nokukhishwa kwamathenda, ukusetshenziswa kwemali budedengu, ukuhluleka ukusebenzisa enye imali eyabelwe umkhandlu, ukuhluleka ukuqoka amakomiti kanjalo nokushintshwa njalo kwezikhulu.
Uthe lokhu bazokwenza kuzona zonke izifunda. Esifundeni ngasinye bazoxhasa amabhokisa amane.
Uthe lokhu bazokwenza uma sekuqoqwe imininingwane eqondile yemitha.
Uthe lokhu bebekwenzela ukuthi bazihlinzekele ezinye izimo eziphuthumayo ezingavela ngesikhathi esizayo
Uthe lokhu bekuba nomthelela ekutholakaleni kwamanzi, ukudla, ezempilo ngisho nengqalasizinda imbala.
Uthe lokhu bekumele kwenzeke kusasa lapho ebezophendula le mibuzo kodwa ngenxa yokungaphili ngeke esakwazi ukuyophendula. Ubezophendula ngezinto ezithinta iCoronavirus nezinye ezithinta izwe.
Uthe lokhu bekutshengisa ngokusobala ukuthi akanandaba nomnyango nezikhalo zezitshudeni yingakho kutelekwa nasemanyuvesi.
Uthe lokhu bekuzozenza zivule igebe lamaphuzu amathathu ziphinde zivunwe nawukusala nomdlalo owedwa.
Uthe lokhu kubhaliwe ebhukwini elikhuluma ngomsebenzi wezikhulu zikahulumeni (Ministerial Handbook). Isolezwe ngeSonto ophenyweni lithole ukuthi bavumelekile abasuke beshintsha izikhundla ukugcina imoto izinsuku ezingu-30.
Uthe lokhu kubhebhethekiswa nayizindawo ezidayisa utshwala ubusuku nemini, ezidayisela nabaneminyaka engaphansi kuka-18, abakhulelwe nalezo ezihweba eduze kwezikole.
Uthe lokhu kubonakala ngokuthi ingqungquthela ifike inqume bese lezo zinqumo zingalandelelwa ngubuholi obuphezulu. “Ngifinyelele esinqumeni sokuthi ngoba i-ANC isikhathele, isiyacwila nokuthi ayisasebenzi ngokwezimiso zayo ukuthi ngiyishiye le nhlangano ngoba ibuyisela emuva lokho okwalwelwa kanzima. Le nhlangano isilahlekelwe wukwethenjwa ngokuhluleka ukukhulula abantu bakuleli.”
Uthe lokhu kuchaza ukuthi abanezikhalo ngokusebenza kwakhe, kumele bamshayise ngomoya uma umsebenzi wakhe ewenze ngokulandela lo mthetho.
Uthe lokhu kucinywa kukagesi kudalwe kakhulu ukuthi sekuneziteshi zakwa-Eskom esezigugile ezidinga ukulungiswa.
Uthe lokhu kucishe kwamlahlekisela ngomunye wemisebenzi ayenzayo. Noma kunjalo kodwa uthi akazisoli nakancane ngokukhuluma ngocansi.
Uthe lokhu kudala ukuthi nezinkampani ezize ngobugebengu, zisebenzise ithuba.
Uthe lokhu kudalwa wukuthi iCovid-19 igadla kakhulu kubona.
Uthe lokhu kudalwa wukwenyuka kwentengo kawoyela ongahluziwe, izindleko zokuwuletha kuleli ngomkhumbi kanjalo namandla emali ezimakethe zomhlaba.
Uthe lokhu kudalwa yizindaba zangaphakathi zokusebenza emkhandlwini.
Uthe lokhu kudalwe wukuthi kuneziguli ezenqabile ukuthi ziye esibhedlela ukuze ziyothola usizo lokwelashelwa leli gciwane.
Uthe lokhu kudalwe yizingqinamba ezilethwe ukubheduka kweCovid-19 okushintshe uhlelo lokufunda nokufundisa.
Uthe lokhu kufaka imibuzo ekhathazayo ngezokuphepha.
Uthe lokhu kufana nokuvukela umbuso ngoba usuke wenza umkhonyovu wokuwinisa iqembu elithile.
Uthe lokhu kufanele kulungiswe ngoba babhekene nenkinga yokushoda kwendawo yokungcwaba.
Uthe lokhu kugadwa kwakhe akusho ukuthi abalandeli ngeke besakwazi ukufinyelela kuye ngenxa yezidlakela ezihlome ngezibhamu.
Uthe lokhu kugcotshwa ngokusemthethweni kweSilo kuzokuba yingqophamlando njengoba ethe kuzohlanganiswa nokuhlonipha iSilo esisanda kubuza, uGoodwill Zwelithini kaBhekuzulu, obezobe egubha iminyaka engu-50 esesihlalweni sobukhosi ekupheleni kwalo nyaka.
Uthe lokhu kugqame kakhulu ngesikhathi kunezikhukhula. Okunye okuphazamisa izitimela ukwebiwa kwamakhebuli.
Uthe lokhu kuhambisana nombono wabameli okulindeleke ukuthi wethulwe emhlanganweni womkhandlu olandelayo.
Uthe lokhu kuhambisana nomgomo wengqungquthela yesi-54 kazwelonke yale nhlangano eyayiseNasrec.
Uthe lokhu kuhlukumezeka yikho okudala ukuthi abanye babo bagcine izinto ngaphakathi.
Uthe lokhu kuholele ekutheni izinhlelo zabo zibabhekelele kakhulu abesifazane ukuze kwehle isibalo.
Uthe lokhu kukhathala kwabanye kuhambisana nengcindezi yomphefumulo.
Uthe lokhu kukhombisa ngokusobala ukuthi izifo ezingosomathuba njengeTB neCovid-19 zingaba yingozi kakhulu uma umuntu eyeka ukusebenzisa imishanguzo yokuthiba igciwane lengculazi.
Uthe lokhu kukhombisa ngokusobala ukuthi kuzophela isonto esephelile.
Uthe lokhu kukodwa nje kubeka impilo yezingane engcupheni kwazise leyo razor isuke ingaziwa ukuthi ibisecezani onani.
Uthe lokhu kukokotela kwakwenzeka kanjena, kwakuba nezinkampani ezahlukene zonjiniyela ezazithola umsebenzi eMhlathuze Water, bese zona zithumela imali kwi-akhawunti yenkampani yakhe.
Uthe lokhu kulenzela phansi ikomiti ngoba manje alikwazi ukuqhubeka kahle nomsebenzi walo.
Uthe lokhu kulimaza osomabhizinisi abancane ngoba abakwazi ukusebenza uma ugesi ungekho.
Uthe lokhu kumele kuphele, wathi izilimi ezibukeka ziphela kumele kugqugquzelwe ukuthi zikhulunywe.
Uthe lokhu kumenze wabona ukuthi kufanele ziqine ezokuphepha ngoba akazi ukuthi intuthu iqhamuka kuphi. UKhuzani udabuka eMandaba, eNkandla uke wanempi eshubile nelinye iciko kodwa bagcina belanyulwe yikomidi lamakhosi njengoba kwase kufa nabalandeli.
Uthe lokhu kumqoka ukuze abantu bagcinwe bephephile
Uthe lokhu kumthuse kakhulu njengoba engazange abuthi quthu ubuthongo ebusuku, esaba.
Uthe lokhu kungajika umqondo wekhasimende ngoba mhlawumbe kungenzeka ukuthi lifuna imoto encane kodwa libone ukuthi iSUV ingaba wumqondo omuhle.
Uthe lokhu kungaphinde kuholele nasekutheni agcine esefunda phesheya njengoba abaxhasi benhlolokhono bephinde banike izingane ezivela e-Afrika imifundaze ukuze zifunde phesheya.
Uthe lokhu kungasiza ekunciphiseni ubudedengu babashayeli emigwaqeni.
Uthe lokhu kungasiza kakhulu ngoba uthisha ubengaluthola usizo oluphuthumayo ngokushesha.
Uthe lokhu kungavulela owesifazane owinile ithuba elikhulu endimeni yomculo okuyinto athanda ukuyenza okuwukusiza abantu.
Uthe lokhu kungenxa yokuthi isimo sezimali kule nhlangano asisihle ngenxa yokuthi banesikweletu sikaR1.3bn futhi amaholo abadla imali elinganiselwa kuR3.1bn, okuwuhhafu wemali abayenzayo.
Uthe lokhu kungenxa yokuthi udaba lokufa kwezinsizwa ludingidwa yisizwe.
Uthe lokhu kungenza lande kakhulu igciwane emasontweni amabili azayo.
Uthe lokhu kunqanyulwa kwesabelo kuzoba nomthelela ekufundisweni kwabafundi ikakhulu ezikoleni zasemakhaya nasemalokishini.
Uthe lokhu kunqanyulwa kwesabelo sezimali kwenza bangakwazi ukuvala izikhala zabaya emalivini, abanye othisha bathwala umthwalo omkhulu wokufundisa, kugcwele emakilasini kuphinde kumiswe izinhlelo zengqalasizinda.
Uthe lokhu kuqagela kuzoqedwa ukuthi uhulumeni adalule uhlelo lwakhe.
Uthe lokhu kuqale ngoMashi 9 nonyaka ngesikhathi uNolwazi emtshela ukuthi kunomfana oothi abantu bakubo bafuna ukuzocela isihlobo esihle ngalo lolo suku.
Uthe lokhu kuqokwa koNyazi kwalandelwa yimikhosi eyingcwele nehloniphekile yebandla lamaNazaretha
Uthe lokhu kusabalala kwezinsolo kubeka impilo yakhe engozini ngoba kunabazali abamethembayo ngezingane zabo.
Uthe lokhu kusatshalaliswa abantu abanomona ngabo ngoba beshaya into ecokeme emculweni.
Uthe lokhu kuseyisiqalo ngoba ufuna ukungena nakwithelevishini.
Uthe lokhu kuseyizindlela zokungcola ze-ANC ukuze izuze amavoti.
Uthe lokhu kushayisana komthetho okubonakalayo njengamanje, kulilimazile izinga lokwethenjwa kokusebenza kwawo.
Uthe lokhu kusho ukuthi ezinye zezinto ezibakhathazayo zizoxazululeka.
Uthe lokhu kusho ukuthi isabelo-mali sesifundazwe esathulwa nguNgqongqoshe wezeziMali uMnuz Ravi Pillay ngoMashi nonyaka naso kumele sibuyekezwe.
Uthe lokhu kusho ukuthi isifundazwe sesizakhele igama ngokuba yinkundla yokuletha imicimbi ehlonipha amagalelo abesifazane abanohlonze.
Uthe lokhu kusho ukuthi kungenzeka ukuthi abantu abasha sebezama ezinye izindlela mayelana nekusasa labo.
Uthe lokhu kusho ukuthi ngesonto eledlule nje kuphela, bangu-2 756, abantu okutholwe ukuthi baneCorona, kwashona abangu 28. Uthe izindawo ezishayeke kakhulu njengoba kwenyuka izibalo ezisemakhaya.
Uthe lokhu kusho ukuthi uhulumeni kumele athathe izinqumo ezidingekayo ukuze avikele umphakathi.
Uthe lokhu kuvela njalo uma eyoshayela indodana yakhe enokukhubazeka isitifiketi sokuzalwa eMnyangweni wezaseKhaya.
Uthe lokhu kuveza ngokusobala ukuthi iDA ifafaza amanga ukuzuza amavoti.
Uthe lokhu kuveza ukungawuhloniphi umsebenzi wekhomishini wathi kuzokwenza nabanye ofakazi bebe manqika ukuzothula ubufakazi.
Uthe lokhu kuvimbela nokuthi isikole sikhule ngokuthi sinyukele esigabeni esilandelayo ngokukleliswa kwaso okusho ukuthi othishanhloko bazohola kangcono uma sikhula.