input
stringlengths
1
130k
Uthe lolu khondolo lusukela kudala kuyona i-ANC.
Uthe lolu phenyo abalwenzayo aluhlosile ukuphuma iqhubu nabantu abathile kodwa luqondene ngqo nokulwa nenkohlakalo.
Uthe lolu phiko luzosebenzisana namaphoyisa kamasipala nawombutho weSAPS.
Uthe lolu phiko lwabo kumele luthole nezimoto ezingabhaliwe ezingakhombisi ukuthi ngezamaphoyisa.
Uthe lolu suku kade baluhlelela. Owayehamba phambili ezinhlelweni nguPhilani.
Uthe lolu suku lugujwa kwezinye izifundazwe kunengebhe yokuthi bangase badilizwe othisha ngenxa yokushoda kwemali.
Uthe lolu suku luza ngemuva kokuthi kube nemicimbi eminingi kubalwa nokugcotshwa kwamalungu ePhalamende amasha.
Uthe lolu wuhlelo lwesikhashana bebe besahlela ukuthi lo mndeni wakhelwe kabusha umuzi wawo oshile.
Uthe lolu wuhlelo olukhulukazi abalwenza ngokubambisana naboMnyango wezoLimo obahlinzeka ngamakhemikhali.
Uthe lo mama ubehleli nabanye omame lapho kuhlala khona onina bezingane nabo okutholakale ukuthi banaleli gciwane.
Uthe lo mbukiso uhambisana nemigomo yabo kwezokuthuthukiswa komnotho nokwakha amathuba omsebenzi nokuletha abatshali zimali esifundazweni.
Uthe lo mcimbi ube yimpumelelo kuye njengoba abantu bephume ngobuningi futhi nabaqhamuka kwezinye izifundazwe beze ngobuningi eThekwini.
Uthe lo mcimbi ufike esakade aqeda ukuqopha i-albhamu yakhe, ngakho akukho okuzophazamisa ukuphuma kwayo ngo-Novemba 1.
Uthe lo mcimbi uyoqala ngehora lokuqala emini uphele ngelesihlanu, ucele abantu ukuthi bagcine isikhathi.
Uthe lo mcimbi uzoqala ngenkundla yokucobelelana ngolwazi lapho abaculi abasafufusa bezobe befukulwa ngolwazi ngongoti kulo mkhakha, okubalwa kubo, uThando Nyameni, oyisikhulu seKumisa noSphe Mbhele weThe Music Imbizo.
Uthe lo mcimbi uzoqala ngo-11 ekuseni futhi abafuna ukuba yizibukeli amathikithi azobe ebiza uR450.
Uthe lo mcimbi wendlalela okaKhuzani wokugcwalisa iMoses Mabhida Stadium ngoMashi 30.
Uthe lo mculi oqhamuka eBergville wenza unyaka wesine ezifundweni zomculo e-UKZN.
Uthe lo mculi ubeqala ukuthola indondo yize eneminyaka angena emculweni.
Uthe lo mculi waqalwa ukugula okungaqondakali engena e-studio. “Kwaqala ngokuthi avuvukale izinyawo nemilenze, okwakwenza kube nzima ukuhamba, aphinde ebanjwe nayinkwantshu ezandleni, kunzima ukuba ashayele imoto nokudlala isigingci. Ubephoqa khona kunjalo ukuya e-studio ngoba ecabangela abalandeli, kodwa leli dimoni belilokhu limnqoba njalo uma ese-studio, lokhu osekuholele ekutheni umsebenzi ungapheli ngesikhathi.”
Uthe lo mculi wayengene esibhedlela ezinsukwini ezintathu ngaphambi kokushona kwakhe.
Uthe lo mculo wamethula kwezinye izinkakha okungoSibongile Khumalo noHugh Masekela abazungeza noPutuma ochungechungeni lwamakhonsathi ngisho naphesheya kwezilwandle.
Uthe lo mdlali ubenengane eneminyaka emibili.
Uthe lo mdlalo awukaze wadlalwa lapha eNingizimu Afrika.
Uthe lo mdlalo njengoba usuqoshwa kabusha nje kuningi okuzojabulisa ababukeli futhi abanye ubashiye bebambe ongezansi.
Uthe lo mdlalo ungomunye wezinhlelo zabo ezintsha ezizoqala ngenyanga ezayo ezinye abazozimemezela ekuhambeni kwesikhathi.
Uthe lo mdlalo uzogqamisa okwenzeka emindenini yezikhulu nezingqinamba ezibhekana nazo.
Uthe lo mfana, owayesola unina ngokuthakatha, wadutshulwa ngoMeyi nonyaka, washona.
Uthe lo mfundisi udelele inkolo yamaKrestu nokuyinto okumele ingabukelwa phansi.
Uthe lo mfundi ufike kwakhe ngoDisemba esuka KwaMashu ezohlala naye nomkakhe nezingane ngoba unina wakhe sewadlula emhlabeni.
Uthe lo mfundi ufike ngo-11 ekuseni waqonda ngqo emagumbini okufundela lapho abanye abafundi bebebhala khona izivivinyo zabo.
Uthe lo mfundi wayephelezele udadewabo obekumele aye emtholampilo ngaphambi kokuya esikoleni.
Uthe lo mgubho uzobe uyingqayizivele njengoba kuzobe kungokokuqala ibandla ligubha umcimbi owulolu hlobo.
Uthe: “Lo mhlaba usunjani nje? Isiphi isisombuko esingaqhamuka naso ukuqeda lolu dlame olungaka olubhekiswe kubantu besifazane nezingane? INingizimu Afrika yayikade iyindawo enhle kodwa manje akusenjalo. Lo muntu yindodakazi yomuntu, umngani, ubefuna ukuba wutho kusasa kodwa ngeke kusenzeka.
Uthe lo mhlangano bekungowokudingida zonke izinkinga ezikhona - bebengagxilile kuphela odabeni lwakuGale Street.
Uthe lo mhlangano wawulandela ukuxoshwa kwakhe esikoleni athe kwakungekho emthetheweni. ULigege waxoshwa kulesi sikole ngoDisemba, 2014 esolwa ngokungenzi umsebenzi ogculisayo.
Uthe lo mjaho ubunzima kakhulu kuyena futhi umhlulile nje.
Uthe lo mkhakhankaso uqhutshwa ngabathile behlangene nabezindaba ukuze kungcoliswe isithunzi se-ANC.
Uthe lo mkhandlu usiza uhulumeni ukulwa neCovid-19.
Uthe lo mkhankaso basawuqhuba njengoba ngoLwesine ubehambele enkundleni yezemidlalo KwaNdengezi lapho ebeshumayela khona ivangeli elifanayo.
Uthe lo mkhankaso bawusungule ngoJuni kulo nyaka ngenhloso yokuvuselela iqembu nokunxenxa umphakathi ukuba ujoyine iqembu.
Uthe lo mkhankaso ubizwa ngokuthi isafe guard a farm kanti kubalulekile ukuthi abalimi bafundiswe ukusebenzisa izibhamu, usizo lokuqala nezinye izindlela zokuzivikela.
Uthe lo mkhankaso uwenza ngaphansi kweZodwa Mchunu Foundation enemikhankaso eminingi esiza umphakathi.
Uthe lo mkhankaso uzobe uholwa yilo mfelandawonye ngo-Okthoba 7.
Uthe lo mkhankaso uzothulwa nakwezinye izifunda kulesi sifundazwe.
Uthe lo mkhiqizo ngeke uqale ungene ezitolo ezinkulu ngenxa yemibandela elandelwayo uma ufaka imikhiqizo kodwa izobe idayisa emarobhothini.
Uthe lo mkhonyovu usudale ukuthi kube no-R15million osulahlekile ngendlela engaqondakali oyimali yabakhokhi bentela kulesi sifundazwe.
Uthe lo mkhuba awenziwa izinkampani ezincane kuphela kodwa nezinkampani ezinkulu ezivela ohlwini lweJSE.
Uthe lo mkhuba wenza ukuthi nezesheli zidede kowesifazane emcimbini uma ehamba nomyeni wakhe.
Uthe lo mklomelo ufike kahle kuyinyanga yakhe yokuzalwa.
Uthe lo mlisa akazange abaleke kodwa uhambe kancane waze wanyamalala.
Uthe lo mlisa akazi ukuthi yini ebiyenza lo mlisa athi, uNksz Khuboni ugxambukela ezindabeni zakhe ngoba alukho olungako abebeluxoxa naye kanti futhi nesinqumo sokumshiya wazithathela yena.
Uthe lo mlisa nabanye bafike kubo kamsolwa kwase kuhiliziswana ngamazwi nokuholele ekutheni umsolwa amdubule ambulale ngoMgqibelo ntambama emuva kwehora lesine. Kuthiwa umsolwa ube esedlulela komunye umuzi ongumakhelwane wakhe nokuyilapho edubule owesifazane okukholakala ukuthi ubengufakazi ombonile ngesikhathi edubula ebulala lona omunye ngoMgqibelo.
Uthe lo mlisa ofike nalo mbiko ucele ukuthi angadalulwa emaphoyiseni.
Uthe lo mlisa waboshwa ngalo lolo suku wase elokhu evela enkantolo kwaze kwaba ulahlwa yicala, wagwetshwa iminyaka engu-15.
Uthe lo mncintiswano wenzelwe bonke osomabhizinisi baKwaZulu-Natal abafuna uxhaso lwemali ukuze baqhube amabhizinisi abo.
Uthe lo mndeni wagcina ukwazile ukungena ngebhanoyi lawo eWaterkloof Air Force Base ngo-Ephreli 30, 2013 kodwa uMartins ukugcizelele ukuthi akekho owaxhumana naye ngalolu daba.
Uthe lo mnyango ngo-2016 wabuyekeza indlela okutshalwa ngayo kulesi sifundazwe wathatha isinqumo sokuthi kukhuthazwe ukuthi kutshalwe zikhathi zonke.
Uthe lo mnyango ubeke ecaleni uR30 million, ukuze uthuthukise ingqalasizinda yezolimo.
Uthe lo mnyango ube nezingqinamba zenkohlakalo kanti emasontweni azayo bazokhipha imininingwane yezokuxhumana yawo wonke amahhovisi omnyango ezifundazweni ukuze abantu bakwazi ukuthola usizo nezidingo
Uthe lo mnyango uhlose ukuthi kukhuphuke izinga lokhukhiqiza ukudla okunomsoco kuphinde kukhuliswe abalimi basuke esigabeni sokulimela ukudla nemindeni balimele ukudayisa.
Uthe lo mnyango uzophinde usebenzisane noMkhandlu iRay Nkonyeni ngenhloso yokuthuthukisa nokuvuselela isikhungo sezindiza saseMargate.
Uthe lo mnyango wawuhlele ukuthi uzothola umgomo ongu-5.5 million okhiqizwe yi-Pfizer, obekuzogonywa ngawo kuze kufike kuJuni kodwa lo mgomo ubambezelekile.
Uthe lo mphathi uyahluleka ukuphatha imali yomnyango wathi uhlulekile nokuvimba ukuthi izikole zingaphucwa ilungelo lokuziphathela imali.
Uthe lo mqingo ubheka izingqinamba zomnotho nezinkinga ezisezinkampanini zikahulumeni namasu okuvulela wonke umuntu amathuba omnotho.
Uthe lo msakazi uqale ukumpotshozela lezi zindaba ngoDisemba wonyaka odlule.
Uthe lo msakazi uyalulama futhi isimo sakhe sempilo sihle kakhulu.
Uthe lo msakazo ushayeke engeqiwa ntwala ngokushiya kwalo msakazi njengoba kungacaci ukuthi ubani ongavala isikhala sakhe kulaba basakazi abakhona. Ethintwa uKhulekani Shandu okhulumela iGagasi uthe, bazokhipha isitatimende esizocacisa konke okuzokwenzeka kulo msakazo.
Uthe lo msebenzi bahlele ukuwenza ngoMeyi 29.
Uthe lo msebenzi uzobahlola ukuthi sebekhule kangakanani kwezombusazwe wengeza ngokuthi bazimisele ngokuthi bawenze kahle ukuze bangamphoxi uKhongolose ukuyiwo obathumile.
Uthe lo msebenzi wabaphansi ngeke umphazamise ekusakazeni ngoba akagxilile kuwona, uyasiza labo abasuke bethuka befika kuye.
Uthe lo mshado uyindlela yokukhombisa ukuzithanda kowesifazane kuphela, abanye abazoba yingxenye yawo bashadile vele.
Uthe lo mshado wakhe uzobe uzimaziswe amagoso engoma angabangani bakhe abakhulu oMasiniya noCelembanembazo Ngubane athe bazimisele ngokumxhasa. Leli ciko lake lakhipha ingoma ethi Ihawu eyayikhuluma ngodaba lukaNgizwe Mchumu woKhozi FM owayemangalela umsebenzi wasesikhumulweni sezindiza ngendaba yehawu.
Uthe lo mshophi omehlele uphazamisa izinhlelo zakhe njengoba enemicimbi azodlala kuyona ngale mpelasonto yokuphela kwenyanga okubalwa kuyo neGcwalis’iMacekeceke eseJeppe Park ngoMgqibelo.
Uthe lo msolwa ubebuye azichaze njengomfundisi kulaba besifazane.
Uthe lo msolwa uzobuyela enkantolo ngoNovemva 28 esevela nomsolwa wesibili obekwe icala lokubulala.
Uthe lo msolwa uzophinde avele enkantolo ngenyanga ezayo.
Uthe lo mthethosivivinywa, owabhalwa ngo-2016, wawuzophoqa ukuthi amaphoyisa iSAPS, nomnyango wezokuhlunyeleliwa kwezimilo ayaqinisekisa ukuthi ulibofuzo luthathiwe ngaphambi kokuba isiboshwa sidedelwe ngoshwele.
Uthe lo mthetho uzoqala ukusebenza ngomhla ka-1 Januwari 2019.
Uthe lo muntu uqhubeke wathi omtshelile uze wathi, yikho abaphathi bamkhipha uSbu ohlelweni Indumiso ayelethula njalo ngeSonto ekuseni ngaphambi kohlelo lukaNongcebo.
Uthe lona bekungesiwo umncintiswano kodwa bekuyindlela yabo yokuhlonipha umsakazi wakudala, uWinnie Mahlangu.
Uthe lona ngeke kube umsebenzi wamaphoyisa kuphela kodwa nomphakathi ucela ufake isandla.
Uthe lona ngumkhandlu onakekelayo owakhela izindlu labo abangakaze babe namakhaya noma abahlala emijondolo.
Uthe lona umbiko oyingozi owasatshalaliswa yiqembu lezepolitiki, angaqondi ukuthi lalifuna ukuzuzani ngalokho. Uthembise abafundi balezi zikhungo abaxhaswe yiNSFAS, ukuthi bazonikezwa ama Lap top nedata ezokwazi ukubasiza bakwazi ukuthola imininingwane abayidingayo ngezifundo zabo.Uthe bayaxhumana nezinkampani zamaselula ukuhlela lokho.
uthe, lona umcimbi abafuna njalo ukuhlala beqhamuka nezinto ezintsha futhi ezivulelekile kuwona wonke umuntu.
Uthe lona umkhankaso awuqale eyedwa ngoba efisa ukuveza ilaka lakhe.
Uthe lona wesifazane uboshwe eseseGoli emuva kokuthi ebalekile waya khona sekudlule izinsuku ezimbili ingane inyamalele.
Uthe lona wesifazane uthe ufike ngetekisi ntambama eVerulam ngoba ezohlangana nomngani wakhe kodwa waduka ngesikhathi efuna kubo.
Uthe lona wesilisa abanjwe naye ungumuntu obekwazi ukukhuluma naye futhi emduduza uma enezinkinga.
Uthe lona wesilisa ubejulukile nabacabanga ukuthi ubesencibilika ama-ayisi akade esemzimbeni wakhe.
Uthe lona wunyaka wokwakhiwa kabusha kwe-ANC, iqine ibe nobunye, ilwe nobandlululo.
Uthe lonke uhlelo lokuqashwa kothisha omusha noma ozovala isikhala somunye akumele kuthathe izinsuku ezingaphezu kuka-14.
Uthe lonke uhlelo luzodla uR57 million wathi banezikhungo ezingu-22 zokusiza abesifazane abahlukunyeziwe.
Uthe lo nyaka bawubekele ukulungiselela lo mqhudelwano. Uveze ukuthi yingakho sebekhethe iqembu losomankomane abangu-13 abazokweluswa imini nobusuku. Abesilisa bayisishiyagalombili bese abesibhuda babe bahlanu.
Uthe lo nyaka kanye nonyaka odlule ubunzima kothisha nakubo abafundi ngenxa yeCorona.
Uthe lo nyaka ube nezinselelo kodwa uzuze lukhulu empilweni nasemsebenzini wakhe.
Uthe lo owamsesha, wamkhumulisa isidwaba wasibeka phezu kwetafula.
Uthe lo sisi wanikeza uninakhulu ikhadi eliyisithipha elingenamali kwathi elikaninakhulu elinemali lasala ngakulo sisi.
Uthe lo somabhizinisi uchaze ukuthi ubucwebe bakhe bebuhlala bufihliwe ekhabetheni futhi sekuphele izinyanga ezintathu bugcinwe kuleli khabethe bufihliwe nokwenze kwanzima ukuthi akwazi ukuqinisekisa ukuthi buntshontshwe nini.
Uthe lo thisha ubengakhombisi nakancane ukuzisola ngesenzo sakhe enkantolo.