input
stringlengths 1
130k
⌀ |
---|
Uthe ngesikhathi kuqala ubhubhane abakwaNetcare ba-ode izifonyo ezingu-10 000. Baphinde bathola ama-oda angu-20 000 kwi-Youth Employment Service ebinohlelo lokuzinikeza abantu mahhala enxanxatheleni yezitolo. |
Uthe ngesikhathi kuqhubeka izibhelu bekubukeka sengathi liyehla inani labantu abatheleleka ngaleli gciwane ngenxa yokuthi bancane abantu abebehlolela lona ngaleso sikhathi njengoba bekungahambeki. |
Uthe ngesikhathi kuqhuma isibhamu izingcingo bezingasebenzi ngoba umkakhe nomakhelwane abakwazanga ukushayela amaphoyisa. |
Uthe ngesikhathi kusanakwe lesi sigameko abantu besashaqekile, kusolwa ukuthi amanye amalungu omphakathi abekhona agijime angena esitolo azama ukuzitapela impahla. Kuthiwa onogada bakwazile ukubamba abasolwa ababili abaneminyaka ephakathi kuka-31 no-32 nezimpahla zokwebiwa. |
Uthe ngesikhathi kushiswa izimoto zakhe bekuhambe ugesi endaweni yabo eKwaSwayimane ngoba uvuswe wumsindo omkhulu wento ebiqhuma wathi uma eqalaza wabona izimoto zakhe zisha. |
Uthe ngesikhathi kusuka izibhelu, bonke babetshalwe ezindaweni ezehlukene, yena wayebeke iso ezifundazweni eziyisikhombisa okungabikwanga zibhelu kuzo, kanti noma ubengekho ezifundazweni okwabikwa kuzona izibhelu, kodwa wayeyithola imibiko ethembekile kokhomishana bamaphoyisa ezifundazweni ezazithintekile. |
Uthe ngesikhathi kusuka uMnuz Jacob Zuma esihlalweni, babezitshela ukuthi kuza umuntu ongcono, baba nethemba. |
Uthe ngesikhathi kuthintwa amaphoyisa aseMzimkhulu, uMtshali wajijimeza elinye ngomkhonto lasinda ngokulambisa. Uthe wazama ukuzinquma kodwa wabanjwa waphuthunyiswa esibhedlela lapho elashwe khona ngaphambi kokuboshwa. |
Uthe ngesikhathi kwenzeka ingozi bame ngenye itekisi bazama ukusiza |
Uthe ngesikhathi kwenzeka lokhu, yena (udadewabo wesoka) ugijime wayobiza abafowabo abebeme buqamama nomuzi wakubo abebengaboni okwenzekayo kodwa ngesikhathi bezama ukukhalima umsolwa ubesevele esesithele ebumnyameni emhudula enqamula naye komakhelwane. |
Uthe: “Ngesikhathi ngithola ngale ndawo ngavele ngahleka ngibona ngathi kukhulunywa ngami. Nami ngiwumuntu ozikhululekele njengaye futhi ngithanda injabulo yakhe hhayi into ezongikhathaza emoyeni. Uza ngenjabulo.” |
Uthe ngesikhathi omakhelwane besamlindise imoto engase ibasize, kwaqhamuka uChiliza wamqedela phambi kwabo ngommese. |
Uthe ngesikhathi owesithathu ebona ukuthi sebecwilile ababili uhlabe ngejubane ukuyobikela abasekhaya ngokwenzekile, okuthe uma kufikwa izingane bese zishonile. |
Uthe ngesikhathi sakhe akukaze kube nezinsolo zokuthi kube nenkohlakalo kuhulumeni. |
Uthe ngesikhathi sebeboshiwe abasolwa, wahamba namaphoyisa waya esiteshini saseMariannhill wenza isitatimende wabe eseqhubeka waya ebhange eThekwini eyofaka imali yakhe. |
Uthe ngesikhathi sebecela ukuthi aqinisekise konke athumele ne-video kaMlindo esho ukuthi uzoba semcimbini, kwangenzeka. |
Uthe ngesikhathi sebengaphandle, baxilonge iziguli kwatholakala ukuthi isimo sibucayi. |
Uthe ngesikhathi secala waphelelwa yimali waze wafonela uBenjamin Dube noRebecca Malope abamnika imali. |
Uthe ngesikhathi sikathaqa amaphoyisa abophe abantu abangu-267 000 ngokuphula imithetho. Kubulawe namaphoyisa ayisishiyagalombili ngalesi sikhathi. |
Uthe ngesikhathi sivalwa bebengu-16 abahaqekile, osekuphinde kwatholakala abangu-51. Uthe babili abahlengikazi asebehaqekile. |
Uthe ngesikhathi sokuvalwa kwezwe bebelokhu bengena estudiyo ndawonye ngoba bakhelene. |
Uthe ngesikhathi somvalelandlini baphoqeleka ukuthi beze nezinhlelo zokubhekela abahlala emgwaqweni abazoqhubeka nazo baqinisekise ukuthi bonke abaseThekwini baphatheke kahle. |
Uthe ngesikhathi uGoge engakaboshwa bese benetwetwe ngoba bebengazi noma uzogcina eboshiwe yini ngalesi senzo sakhe. |
Uthe ngesikhathi uMafika ehanjiselwa imali iDyambu yayisibizwa ngeBosasa futhi yathola ithenda yokupheka emayini iKloof. |
Uthe ngesikhathi umfundi emtshela ngokwenzekile, uyile esikoleni ukuyokuzwa ukuthi kwenzekeni kodwa uthishomkhulu wathi akazi ngesigameko nothisha bamfihla, bathembisa ukuthi bazokhuluma naye ngalolu daba, bamkhuze. |
Uthe ngesikhathi umngani wakhe esengaphandle, ubone eseshaywa ngumculi okuyilapho naye ephume khona eyolamula. |
Uthe ngesikhathi umngani wakhe esengaphandle, ubone eseshaywa ngumculi okuyilapho naye ephume khona eyolamula kodwa wafike washaya naye. |
Uthe ngesikhathi uMroza ehlukanisa unyaka kwakumele bangene ngaleyo ntuba kodwa kwangenzeka. |
Uthe ngesikhathi umsolwa emshayela ucingo, wamtshela ukuthi baxatshaniswe ukuthi umufi usathintana noyise wengane omdala kodwa emaphoyiseni washo okunye. |
Uthe ngesikhathi umsolwa evulela ngenhlamvu etekisini kudubuleke nomgibeli enqulwini waphuthunyiswa esibhedlela KwaHlabisa. |
Uthe ngesikhathi uNdunankulu waKwaZulu-Natal ophinde abengusihlalo we-ANC esifundazweni, uMnuz Sihle Zikalala, uhola imizamo |
Uthe ngesikhathi uZanele ememezela abaqokiwe kumaCrown alo nyaka, akalishongo igama leDamaseku. |
Uthe ngesikhathi uZwane eqala umhlangano wathi amanye amabhange anqabile ukuhlangana nekomiti longqongqoshe waphinde wasabisa ngokuthi ikomiti linamandla amakhulu. |
Uthe ngesikhathi yena noyise bephuthuma ukuyobona okwenzekayo, uHlophe wavula umnyango wazibeka isibhamu ekhanda waphinde wawuvala kwezwakala ukuqhuma kwesibhamu. UThabisile uthe uHlophe wayemlobolile uRebecca ngaphambi kokuthi bahlukane. |
Uthe ngesinye isikhathi kunzima ukusilawula lesi sifo. |
Uthe ngesinye isikhathi ujwayele ukushutha izithombe egqoke isikibha sodwa nje kuphela engagqoke lutho olungezansi futhi uhlala ezizwa ekhululekile ngokwenza lokho. |
Uthe ngesizini yokuqala wayethukile ngoba wayengazi ukuthi abantu bazomamukela kanjani. |
Uthe ngeSonto babe nomhlangano esikoleni, obekukhona kuwo nothishanhloko. |
Uthe ngeSonto bazoya eTafta Old Age Home eMawoti, eNanda. |
Uthe ngeSonto ekuseni bathumela ubuholi babo kodwa bavinjwa yikomiti lewadi, elithe yikhansela elizokwenza konke okumayelana nalolu daba. |
Uthe ngeSonto ekuseni ngo-9 uJuba wayengabonwa emagcekeni akwabo, baqala bamthungatha bengamtholi. |
Uthe ngesonto eledllule uye esiteshini samaphoyisa iBhekithemba, eMlaza, lapho aboshelwa khona wafaka isicelo sokuthi kulungiswe lolu daba. |
Uthe ngesonto eledlule bahlangane noNgqongqoshe wezeMpilo esifundazweni, uNkk Nomagugu Simelane-Zulu noNdunankulu uMnuz Sihle Zikalala. |
Uthe ngesonto eledlule kubikwe ukuthi uthisha wakulesi sifundazwe usekhulelise abafundi abahlanu abafunda ezikoleni ezihlukahlukene eManguzi eminyakeni emihlanu edlule. |
Uthe ngeSonto eledlule kuke kwafika abaningi abakhulelwe abebezolindela, kwaze kwadingeka ukuthi udokotela abadedele abanye abebesekude ukubeletha. Lo wesifazane ophume esibhedlela kuleli sonto, uthe ngesikhathi esehamba kufakwe omunye esikhundleni sakhe. Uveze ukuthi isimo asishintshi ngoba noma kungadedelwa oyedwa embhedeni, ofikayo ulaliswa naye. |
Uthe ngesonto eledlule kuvulwe amacala awu-188 kwaboshwa abawu-203. |
Uthe ngesonto eledlule umsolwa uvelile enkantolo, wenqatshelwa ibheyili. Kulindeleke ukuthi aphinde abuye kule nkantolo ngoLwesibili (namhlanje). |
Uthe ngesonto eliphelile, uThuthukani ushise izimpahla zakhe zonke, emsola ngokujola. |
Uthe ngesonto elizayo abeMambazo bazodlulela eKimberly, Bloemfontein, Limpopo, Cape Town, North West bese kuba nokhukhulelangoqo wengqungquthela yokucobelelana ngolwazi kwezomculo eWushwini Arts Centre, KwaNgcolosi, ngoJulayi 10. Ngemuva kwayo, uthe kuzobe sekuqoshwa ikhonsathi ezosakazwa ezinkundleni zokuxhumana nakuthelevishini ngoJulayi 16. |
Uthe ngesonto elizayo bahlela ukuya enkantolo yaseMemel. |
Uthe ngesonto elizayo bazokhipha i-video yeculo, bazofaka iziqephu zama-video asesabalele. |
Uthe ngeSonto erenki yamatekisi eRichards Bay bazoba nomcimbi wokubonga uMnuz Nhlonipho Zulu obelethise uNksz Ntombenhle Mthethwa (22) etekisini emuva kokuxoshwa ngamanesi amabili emtholampilo i-Buxedene, KwaNongoma. |
Uthe ngesonto lezibhelu kwaba nenkinga enkulu ngoba kwaba novalo kulabo abebefunda. |
Uthe ngeSonto ufonelwe nguNkk Ndabeni-Abrahams emazisa ukuthi kunabafundi abasebenza ohlelweni lwezokuxhumana kwezobuchwepheshe (Digital Service) abebedinga izifonyo, amagilavu nezibulalimagciwane okuyizinto inhlangano yakhe enikela ngazo. |
Uthe ngeSonto waqale wabonakala KwaMashu esiteshini walandwa yizingane. |
Uthe ngezifundo ezintsha okubalwa kuzo i-coding, analytics nezinye emabangeni aphansi balungiselela abafundi ukuthi ngomuso bakwazi ukuzenzela izinto. |
Uthe ngezikhathi zamaholidi ePhasika abantu abaningi abahlala emahostela bayagoduka. |
Uthe ngezinkomo ezafika noNgizwe basale sebegcina eminye imisebenzi yakwaMseleku. Babekade babefisa ukuzobonga abazali bakaNgizwe naye uqobo ngokubambesa izinqe ezazihleli obala. |
Uthe: “Ngihambise amadodana ami amabili lapha ngoba ngifisa azi ukuthi indoda iziphatha kanjani. Ngiyafisa ukuba le nhlangano ikhule futhi baqhubeke nokwenza izinto ezinje.” |
Uthe ngisho abaculi asebenze nabo benze umsebenzi omangalisayo njengoba bengabantu abanethalente. |
Uthe ngisho abantu ababona abanye beseduzane nabo kubahambela kahle, bese kuba sengathi uJehova ubakhohliwe, kumele babekezele. |
Uthe ngisho amaciko ewodwa ayabambisana akufani naseNingizimu Afrika. “Ngeke ngiqambe amanga ngiyafisa ukuba nami ngingowaseNigeria. Abantu bakhona banothando ngamaciko abo, bayawazisa amaciko ngisho amasiko abo. Emsakazweni nakuthelevishini kudlalwa izingoma zakhona kakhulu kunezasemazweni angaphandle. Ngisho bekwamanye amazwe umculo wabo bawuhambisa phambili.” |
Uthe ngisho angaboshwa, ufuna abomndeni kamsolwa bayokhipha imali yakhe emsebenzini wakhe bazolobola. |
Uthe ngisho bezama ukumyisa kubantu bamakhambi ukuze ayophalaziswa njengoba besola ukuthi udlisiwe uBabes akezwa mshini. |
Uthe ngisho ebandleni lakhe bazothuka nje uma bezwa lezi zindaba ngoba akekho owazi lokho. |
Uthe ngisho ehlangana nabantu ezitolo ubatshela ukuthi abangakhulumisi izingane zakhe ngesiNgisi. |
Uthe ngisho emphakathini abesifazane abadala sebembiza ngomuntu wabo. |
Uthe ngisho esigcawini uma kukhona ogcagcayo kuba nabesifazane abaphatha imishanelo bekikizela phansi ngoba iyona ndlela yokuxhumana nabaphansi. |
Uthe ngisho ezinkundleni zokuxhumana abantu bebengathekisa ukuthi lo mlingisi usazovuka kodwa ngeke kwenzeke lokho. |
Uthe ngisho ezokuphepha kumele zihlale ziqinile, ukuqeda izibhamu kule lizwekazi nakho uthe kumele kungayekwa. |
Uthe ngisho impilo yengane kamufi isengcupheni uma umsolwa ededelwa ngebheyili. |
Uthe ngisho iSilo samabandla simjabulele futhi asizange sibe nayo inkinga ngokugqoka kwakhe ibheshu. |
Uthe ngisho izincwadi ezivimbela abahlaseli ukuba bangasondeli azisasizi ngoba babulawa beziphethe abesifazane. |
Uthe ngisho izitolo ezijwayele ukusebenzisa uhlelo lokudiliva nazo zishayekile ngoba izinkampani ezidilivayo zisebenza ngekhomishini. |
Uthe ngisho konakele indoda kumele ixhumane nomndeni hhayi isonto. |
Uthe ngisho kukhona abahaqekile ngeke kuphazamiseke ukusebenza uma sekuvulwa ngesonto elizayo. Uveze ukuthi kusukela ngo-Ephreli bebevele besebenzela emakhaya abaningi, abanye bebeshintshana ngokuza emahhovisi. |
Uthe ngisho kunyuka imali yokugibela abasebenzi abadayisa amathikithi abatshelwa ngalokho, bazithola sebexabana nabantu uma sebebashayela amathikithi asho enye imali. |
Uthe ngisho le ndawo kaNkabinde ayidlalayo isazoshaqisa abaningi ngoba ushaya ngolunye unyawo obelungalindelwe kuye. |
Uthe ngisho naye kunabantu afike aphikisane nabo ngasese kodwa bayakufihla lokho uma sebekhuluma esidlangalaleni ngoba akafuni ukujabulisa izitha. |
Uthe ngisho ngoJuni wonyaka odlule ngesikhathi iSassa yethula umbiko enkantolo yomthethosisekelo yasho ukuthi esikhundleni sokugingqa izithupha ephepheni sezizogingqwa kwikhompyutha kusetshenziswa i-biometric enrolment. |
Uthe ngisho nomengameli uyamchaphazela lo mthetho. |
Uthe ngisho nomndeni wakhe uphazamisekile ngenxa yezinto ezikhulunywa ngaye. |
Uthe ngisho nomphenyi weCrime Intelligent, uyaxhumana naye kodwa akaboshwanga ngoba ayikho into emfaka ecaleni. “Mina ngikhona ngiseThekwini. Ngahamba eMnambithi ngenxa yokuthi kwakungasaphephile ngoba abantu babekholwa ukuthi ngidle imali yabo. |
Uthe ngisho nomshado wabo, owacela kuR4 million banikezwa isipho semali ngumndeni wakwaGupta, wabahlelela nohambo lokuyo ngcebeleka sebeqede ukushada. |
Uthe ngisho udaba lwendawo okuzobanjelwa kuyo lo mcimbi basazama ukululungisa. |
Uthe: “Ngithanda yonke into ngomsebenzi wami kanti angithuswa ukuthi ugcwele abantu besilisa ngoba konke abakwenzayo nami ngiyakwazi ukukwenza. |
Uthe: “Ngiyafisa ukuthi ngandise namathuba omsebenzi abantu bakithi bangalambi kodwa okwamanje ngisafisa ukuthi ngithole uxhaso lwemali ukuze ibhizinisi liqhubeke.” |
Uthe ngo-12:30 emini namhlanje bangu-3.5 million abantu abese bephumile bezovota. |
Uthe ngo-2005 uPikoli wathi ukuxoshwa ngowayengumengameli uMnuz Thabo Mbeki njengephini likamengameli kwenzeka sekugwetshwe uMnuz Schabir Shaik. |
Uthe ngo-2006 usebenze noMbongeni Ngema edlala ama-percussions emidlalweni yakhe. Uze washiya ngo-2017 ngemuva kokudlala kwiSarafina ePitoli. |
Uthe ngo-2007 ujikeleze amazwe ahlukene nemidlalo yeshashalazi ayelingisa kuyo ngaphambi kokubuya agxile emculweni. |
Uthe ngo-2010 kwathiwa emisebenzini ekhona u-2% ngowabantu abakhubazekile kodwa leyonto ayenzeki. |
Uthe ngo-2012 uthathe isinqumo sokusungula inkampani yakhe iSihle’s Brew. |
Uthe ngo-2012 washiya enkampanini yakwaDisney esefuna ukugxila ekulingiseni emidlalweni yethelevishini, okuyinto esiyenzeka manje. |
Uthe ngo-2013 kula aqala ukukhipha i-albhamu ethi yena aphinde ahambe noMtshengiseni emicimbini ehlukene. |
Uthe ngo-2013 uqale ukukhipha i-albhamu ethi yena, aphinde ahambe noMtshengiseni emicimbini ehlukene. |
Uthe ngo-2013 yilapho efunde khona ukulingisa eSouth African School of Motion Picture Medium and Live Performance edume nge-Afda waqeda ngo-2015. |
Uthe ngo-2014, kubenezingozi ezadlula nemiphefumulo engu-2136, kwathi ngo-2015, zabangu-2171, ngo-2016, zabangu-2385, ngo-2017, zabangu-2398. |
Uthe ngo-2015 bacela uNgqongqoshwe uMxolisi Kaunda ukuba kufakwe izinciphasajubane ku-R34 waze wathatha izinombolo zabaholi bomphakathi naye wabanika neyakhe kodwa ubengasazibambi izingcingo zabo. |
Uthe ngo-2015 eseqedile wabuyela ngakubo njengoba ayefuna ukuyosebenzela imisakazo yomphakathi. |
Subsets and Splits
No community queries yet
The top public SQL queries from the community will appear here once available.