input
stringlengths
1
130k
Uthe ngo-2015 kwabulawa umuntu ayehlala naye endlini, iphephandaba elingeke lilidalule igama lakhe ukuvikela ufakazi.
Uthe ngo-2015 wakhipha i-EP engenzanga kahle emakethe kodwa wangaliphonsa ithawula njengoba esebuye ngale albhamu. Uthe umculo awenzayo bawubiza nges’gubhu okuyigqom’ elidle ngamapiyano nebhesi.
Uthe ngo-2015 waqokwa wabayiBest Fitness Manager, eVirgin Active. Ngaleso sikhathi wayengumuntu omnyama omncane kunabo bonke abake bathola lesi sicoco kodwa akabange esahlala kulowo msebenzi ngoba esezibona enevuso lokuhlela imicimbi.
Uthe ngo-2015, waya emzini walaba bobabili ngoba inkosikazi yayihlele ukuyokhokhela izikweletu zasezitolo naye. Inkosikazi yamtshela ukuthi akagqoke ingubo enhle kodwa ngesikhathi esefika khona bamtshela ukuthi bazoqale babuke ifilimu kuqala, kusho umthombo.
Uthe ngo-2016 waze wahamba kwakhe ecasulwa yile nto yabazalwane abahlala kwakhe, kanti nomufi ubengayizwa eyokuhlala kwabazalwane kubo ngoba kuhlakaze umndeni.
Uthe ngo-2017 bafaka isicelo sokuthi umqashi anike abasebenzi isibonelelo sezindlu bese ephinde abanike ingxenye yenzuzo eyenziwa yinkampani.
Uthe ngo-2017, uNkk Nene, uke wahamba emzini wabo emuva kwengxabano enkulu lapho uNene amshaya waze waphuthunyiswa esibhedlela.
Uthe ngo-2017 uNobhala wabo eMzimkhulu, uMnuz Nhlanhla Zungu, waboshwa wabuye wadedelwa ngoba wayephethe isibhamu sakhe esisemthethweni kodwa ingekho imvumo.
Uthe ngo-2017 uthole ucingo kubadidiyeli boZalo lapho ayefake khona isicelo somsebenzi ngo-2014. Waqashwa njenge-production assistant kodwa esho ukuthi uyazifela ngokulingisa kwaze kwaba bamnika ithuba.
Uthe ngo-2018 babona ukuthi kungcono baqunge, bawusebenze bona umhlaba wabo.
Uthe ngo-2019/2020 kuke kwaba nezigcawu zokubonisana ebezihlelwe ngungqongqoshe, lapho bekudingidwa khona ngokuthi singavunyelwa yini isithembu sabesifazane.
Uthe ngo-2019 wazizwa enezinhlungu ezingabekezeleleki esiswini waphuthuma esibhedlela iPrince Mshiyeni Memorial eMlaza.
Uthe ngo-2030 iKwaZulu-Natal ihlose ukuheha izivakashi zakwamanye amazwe eziwu-3.4 million.
Uthe ngo-6 kuya ku-9 ekuseni phakathi nesonto kungena uLinda The Game , Phindi K noGabriel Sithole, ngo-9 kuya ku-12 uVanessa Marawa, 12 kuya ku-3 uNanda Goodbooi, ngo-3 kuya ku-6 uLekomotion, Jacinta Ngobese noBig Mike, ngo-6 kuya ku-7 uPatricia Malemia, ngo-7 kuya ku-8 uMenelisi bese kuthi ngo-8 kuya ku-11 uNomfundo Mkhize.
Uthe ngo-Agasti 31, wathola ucingo lokuthi unkosikazi wakhe uqulekile washona esekhaya.
Uthe ngo-Agasti bazothula le albhamu kubantu njengoba bezoba nemicimbi ehlukene.
Uthe ngoba iminyaka isamvumela akakaliphonsi ithawula ngokudlala phesheya kwezilwandle.
Uthe ngo-beetroot wenza umkhiqizo wokugcoba umlomo osiza ekwelapheni umlomo omnyama oshiswe okhilimu, utshwala noma onamabala amabi .
Uthe ngocwaningo alwenzayo ufisa ukudala amathuba emisebenzi, aphinde alekelele nasekulondolezeni nokuhlanzeka kwemvelo.
Uthe ngoDisemba 9 umufi wafika kubo ehleli noNzama kwasuka ingxabano wase ehamba nomufi ethi uyamgodukisa.
Uthe ngoDisemba kube nokuvumelana ngendaba ethintan ukuqasha phakathi kwezinhlaka ebezingaboni ngaso linye, kwathi odabeni oluthinta ukuhlukumeza ngokocansi kwaba nesigcawu ngojanuwari 15 no-16.
Uthe ngoDisemba umenywe yiSafa emcele ukuthi abumbe abadlali beBafana Bafana abawina indebe ye-Africa Cup of Nations ngo-1996.
Uthe ngoDisemba wenze imali engcono kunaleyo ajwayele ukuyenza ngoba lo mshini uyamsiza ukuthi angenelwe yimali nangokudayisa ezinye izinto.
Uthe ngo-Ephreli 23 ngo-10 ekuseni eNtingwe, kwatholakala isidumbu sowesilisa oneminyaka engu-76 siklinywe ngentambo. Uthe akukho okwathathwa endlini kamufi kodwa uphenyo lwamaphoyisa luyaqhubeka
Uthe ngo-Ephreli 29 uzomema abangani nabezindaba emcimbini wokwethula ngokusemthethweni kwezinhlelo.
Uthe ngoFebhuwari 24 bazoba ne-webinar yamahhala ezolekelela othisha ukuthi bakhulume ngodaba lokuzibulala, eyabazali izoba ngoFebhuwari 25 ngo-1emini.
Uthe ngoFebhuwari, emva kokushona kukaMlungisi, bamashele eCity Hall lapho bedlulisele khona uhla wezikhalo kuMnuz Mlungisi Ntombela owayephuma ehhovisi lemeya.
Uthe ngoFebhuwari ngonyaka odlule waze wazidela wabikela imeya ephinde ibe ngumyeni wakhe, uMncwango ngesikweletu senkosikazi yakhe.
Uthe ngohlelo kuhloswe ukulekelela abalimi ukuba balime odukathole bamasimu ukuze kwandiswe imikhiqizo yokudla okutshaliwe esifundazweni.
Uthe ngoJanuwari bazosivula ngokusemthethweni isikole njengoba kungakaqedwa ukwakhiwa kwaso. Ubonge le nhlangano ngomnikelo, wanxenxa abazali nomphakathi ukuthi basiphathe kahle isikole.
Uthe ngoJanuwari nonyaka ukuqinisekisile lokhu ngesikhathi ekhuluma nalo mlisa.
Uthe ngoJanuwari nonyaka uLungelo uye kubo kanina wengane yakhe asebethandane naye iminyaka eyisikhombisa eyohlawula ingane waphinde wathembisa ukuthi uzothumela abakhongi maduze.
Uthe ngoJulayi 2019 uvule igatsha lesibili leSibisi Optometrists, eliseCentral Medical Centre, eMgungundlovu, khona usebenzisana noMnuz Sthembiso Bhengu amqashe njengodokotela wamehlo kuleli gatsha.
Uthe ngoJulayi 4, ngonyaka odlule bazwakalise ukukugxibha okwezimemezelo zokusulwa kweNgonyama Trust Act, okwakuyobona umhlaba wesizwe samaZulu usuhlwithiwe ekuphathweni yiNgonyama.
Uthe ngoJulayi ubevakashile njengomalumekazi wezingane, wafika wahlala kahle nabo wangabona inkinga.
Uthe ngoJuni izinkontileka zabasakazi zizoqala phansi, njengoba kuzobe sekuyisikhathi sokuqala konyaka wabo omusha.
Uthe ngoJuni ngonyaka ozayo uzobudedela ubuntombi bakhe njengoba zizobe ziwushaya phakathi kwakhe noMnuz Mandlakayise Mbonambi (60).
Uthe ngokochwepheshe abahlola indawo yengozi kuyacaca ukuthi weqa umugqa omhlophe wahamba ngasohlangothini lwezimoto ayephambana nazo okwenza washayisana nebhasi.
Uthe ngokocwaningo bathole ukuthi ukuhlangana kwabantu nokungalandeli imigomo yezokuphepha kuholela kule nkinga.
Uthe ngokohlelo lwakhe, ubengafuni ukuthi kuze kufike isikhathi sokuthi ahambe emhlabeni esaziwa njengomlingisi. Uveze ukuthi nangesikhathi efika kwiGomora washo ukuthi ngeke ahlale isikhathi eside ngoba uzimisele ngokukhula empilweni.
Uthe ngokokuxoxa kwabo, uShilex ubezothatha y-40% naye uKhuzani athathe u-40% bese u-20% uya kwabazosikhiqiza.
Uthe ngokolwazi olutholwe amaphoyisa ngabesifazane okwabikwa ukuthi balahlekile kule ndawo, bangu-14 sebebonke kanti kuze kube manje ziseyisithupha kuphela izidumbu ezisatholakele.”
Uthe ngokombiko abawutholile, ngo-10:30 ekuseni ngoMsombuluko eBhukhanana amadoda avulele ngenhlamvu ebhekise kowesilisa ambulala.
Uthe ngokombiko kadokotela umufi wayelimele esithweni sangasese nangemuva esithweni sokuzikhulula.
Uthe ngokombiko owenziwe yile nhlangano ngo-2020, kuvela ukuthi okungenani bangaphezulu kuka-3 million abanye abantu abashonile ukufa kwabo okweyamaniswa neCovid-19 ngqo.
Uthe ngokombiko wamaphoyisa uMax ukwazile ukubaleka, washayela waze wayofika edolobheni, lapho ethole khona usizo waphuthunyiswa esibhedlela.
Uthe ngokombiko wamaphoyisa uMqadi ukwazile ukubaleka, washayela waze wayofika edolobheni, lapho ethole khona usizo waphuthunyiswa esibhedlela.
Uthe ngokombiko woMnyango wezeMpilo abantu abanezifo ezingamahlalakhona okubalwa ushukela, umfutho wegazi ophezulu, isifo senhliziyo, i-asthma nezifo ezahlukene ezithintene nokuphefumula bangaba sengozini yokutheleleka ngeCovid-19.
Uthe ngokomkhandlu bebefuna ukuthi uphenyo luqale kulo nyaka lungaze luwelele onyakeni ozayo.
Uthe ngokomndeni usengaqala asebenze kodwa amaminithi omhlangano womndeni akhethwa kuwo nomlando ochaza ngomlando wobukhosi bukakhokho wakhe kusahanjiswe eMnyangweni wokuBusa ngokuBambisana KwaZulu-Natal.
Uthe ngokomthetho kubalulekile ukuthi balufakwe emqulwini kahulumeni usuku lokhetho u-Okthoba 27, njengoba kwamemezela uMengameli Cyril Ramaphosa, okuyinto abeyenze izolo, ngokusemthethweni.
Uthe ngokomthetho kumele ngabe kuba u-25% okufundayo bese kuthi u-75% kube ilokhu ozokwenza ngezinsiza.
Uthe ngokomthethosisekelo weqembu, ilungu elifuna ukufaka ivoti lokungamethembi umholi othile kumele lifake isiphakamiso ehhovisi lakhe njengoNobhala-jikelele yena bese esidlulisela esigungwini esiphezulu ukuze sidingidwe.
Uthe ngokomthetho ukhetho kumele lubae khona zingakapheli izinsuku ezingu-90, kuphele ihlandla likahulumeni wasekhaya.
Uthe ngokomthetho wakuleli akukho okuphoqa izikole zakuleli ukuba zivulele noma ngubani ngaphandle kwenhloso yokufunda.
Uthe ngokomthetho wokuxhaswa kwamaqembu kumele kulethwe la magama ukuze ikhomishini ikwazi ukuwadalula.
Uthe ngokomthetho wonke amalungu e-EXCO kubalwa nawamaqembu aphikisayo anabasizi kodwa amalungu e-ANC asephinde aqoka abanye ukwengeza kulaba abakhona kanti akwaziwa ukuthi yini umsebenzi walaba abasha
Uthe ngokomthetho, zonke izinkulisa kumele zihambisane nemigomo yoMnyango wezeMfundo ngaphansi kwemigomo ye-Early Childhood Development.
Uthe ngokubambisana ne-Agriculture Development Agency, bathengele lo mlimi osafufusa izinkomo ezingu-120 ezinye zazo ezifike zivele zimithi, iziklabhu ezingu-60 nezinkunzi zohlobo eziyisishiyagalombili.
Uthe ngokubambisana nohulumeni kazwelonke kunamadamu amabili azokwakhiwa oGwini azobhekana nenkinga yokuntuleka kwamanzi.
Uthe ngokubambisana noMnyango wezokuBusa ngokuBambisana nezoMdabu, bazobhekela ukuthi indlela yokusebenza komasipala kulesi sifundazwe, isebenza ngokuyikho. Uthe bazohambela omasipala abehlukene bezwe ngezidingo zabo.
Uthe ngokubona kuhamba isikhathi ubuyele esikoleni eyobuza ukuthi kuqhubekani ngoba ingane ayifuni ukuya esikoleni ithi iyesaba kanti naye uthishanhloko uthule.
Uthe ngokubona kwakhe asikho isidingo sokuthi uma uzizwa unomkhuhlane ugijimele kudokotela uyofuna ama-antibiotic ekubeni ekhona amakhambi esintu asebenzayo kodwa kuleli gciwane kumele abantu baqaphele ngoba lisha akekho owaziyo ukuthi uma litholana nekhambi lesintu kwenzekani emzimbeni womuntu.
Uthe ngokubona kwakhe bazobe sebehlanganisa umbiko ngoDisemba, wathi uma ungakapheli bazodinga izinyangana ezimbalwa emuva kukaDisemba behlanganisa umbiko ngekhomishini.
Uthe ngokubona kwakhe, iGauteng inamathuba amaningi okuthi ibe nohulumeni wobambiswano.
Uthe ngokubona kwakhe, lokhu kusengenzeka njengoba umnyango usanda kwethula umkhankaso iVooma. Wathi umkhankaso uholele ekutheni senyuke isibalo sabantu abagomayo.
Uthe ngokubona kwakhe, okwenzeka eNkandla akuhlukile nokuvukela uMbuso.
Uthe ngokubona kwakhe ucwaningo olwenziwa yiNyuvesi yaseWashington ngephilisi iDMAU, eselisesigabeni sesibili sokuhlolwa, lungaba yimpendulo ezinkingeni eziningi amadoda abhekana nazo mayelana nokukhulelwa kophathina babo, njengokuthi akhale ngokuthi abanjwa ngezingane.
Uthe ngokubona kwakhe uma uSuthu luqhubeka nokudlala ngendlela oludlala ngayo kulezi zinsuku nakanjani iphupho likamengameli weqembu lokuqeda endaweni yesine kwi-log lizofezeka.
Uthe ngokubona kwakhe wayilandela yonke imigudu efanele yokushiya kulesi siteshi. Sekunesikhathi uKini engezwakali kulo msakazo uhlelo lubanjwe wuNomfundo Clarissa obevele ebambisene naye.
Uthe ngokuhamba konyaka uzobuyela ePhalamende ayothula iRailway Safety Bill afuna iphasiswe ibe wumthetho ukuze izitimela ziqashwe ngisho nangamaphoyisa kahulumeni. Lokhu uthe ukwenzela ukwehlisa izingozi zezitimela. Mayelana nohlelo lokuxazulula izinkinga zezitimela olubizwa nge-war room ayithule kwaPrasa ngeledlule, uMbalula uthe konke kuhamba kahle. “Amathimba ayahlangana zonke izinsuku ukubhunga ngezingqinamba ezahlukene zezitimela. Kuba namasu okuxazulula lezi zinkinga ngoba ngifuna izitimela zifike ngesikhathi kuzo zonke izindawo. Ngiyazi sizozixazulula zonke izinkinga zezitimela ngoba sisebenza ngokuzikhandla.”
Uthe ngokuhamba kwesikhathi babona ukuthi usenolwazi kwathiwa akabambe njenge-technical producer, okuyinto ayenzayo njengamanje ngaphandle kokudidiyela umculo odlala emoyeni.
Uthe ngokuhamba kwesikhathi bagcine sebethola ukuthi bangu-32, sebebonke abantu abashone KwaZulu-Natal ngenxa yezimvula.
Uthe ngokuhamba kwesikhathi uChabane wamtshela ukuthi kumele bamsuse uMaseko.
Uthe ngokuhamba kwesikhathi uzombiza naloyo owayengumengameli wezwe, uMnuz Jacob Zuma, ukuthi azochaza ukuthi ngokwakhe kuyini ukulawulwa kombuso yidlanzana. UMengameli Cyril Ramaphosa naye uzolithola ithuba lokuzokhuluma kwiKhomishini.
Uthe ngokujwayelekile endaweni yabo bangabantu abanokuthula kodwa okwenzekile kuyisenzo sobugebengu.
Uthe ngokujwayelekile iBridal Shower yenziwa sekusele amasonto amabili noma isonto ngaphambi komshado.
Uthe ngokujwayelekile isikhathi esiphakathi kukaMeyi noJulayi yisikhathi somkhuhlane othelelanayo eNingizimu Afrika.
Uthe ngokujwayelekile iziguli ezikhombisa ukuphazamiseka emqondweni zilaliswa ewodini labalimele bese zidluliselwa kwelabagulayo. Uthe kufanele engabe zigcinwa nezinye isikhathi esingamahora angu-72.
Uthe ngokujwayelekile izingane ezizalwa zinesisindo esincane kusuke kuyizingane ezizalwa singakafiki isikhathi sokuthi zizalwe.
Uthe ngokujwayelekile izingane yizona ezivamise ukuthi zilunywe yizinja okungenzeka ukuthi kube yizo ezihlale zisengcupheni.
Uthe ngokujwayelekile kuba wuhlelo oluthatha iminyaka emithathu bese luyavuselelwa.
Uthe ngokujwayelekile lezi zimpawu ziyaphela ngemuva kwezinsuku ezintathu noma ezine, akujwayelekile ukuthi umuntu angazizwa kahle kuze kuphele isonto.
Uthe ngokujwayelekile u-Andile uvame ukuthi ahambe nomzala wakhe wentombazane olingana naye uma eya esikoleni uMsilinga Primary, eZinketheni.
Uthe ngokujwayelekile, ukukhathala kubonakala ngokuthi umuntu obezimisele futhi ewuthanda umsebenzi wakhe azizwe engasawuthandi, ezwakale esekhuluma ngokwesula emsebenzini, acasuke masinyane. Uthe kodwa lokhu ngeke kuchazwe ngokuthi yisifo okwamanje ngoba inhlangano yezempilo emhlabeni ayikakubheki ukukhathala kwabasebenzi bezempilo njengesifo.
Uthe ngokujwayelekile ukusetshenziswa kwezidakamizwa kwenzeka emakhaya nasemphakathini.
Uthe ngokujwayelekile uma bevakashele izikole zasemakhaya kuba nezikhalo ngamanzi kodwa ezikoleni abazihambele esifundeni saseMajuba bekungekho zikhalo namathoyilethi asesimeni esigculisayo.
Uthe ngokujwayelekile uNksz Mlambo uye ashayele itekisi uma ezohamba kodwa ngosuku anyamalale ngalo, akuveli ukuthi wagibela yona.
Uthe ngokukasonhlalakahle kusamele babe nezithangami ezintathu ngaphambi kokuthi enze umbiko. Okwamanje sinye.
Uthe ngokusho kwalona wesifazane, umlisa amsola ngokumdlwengula ubemude emnyama ngokwebala enezinwele ezimfishane. Ubegqoke isikibha esimnyama ne-jean eluhlaza okwesibhakabhaka namateku amnyama iChuck Taylor All Star.
Uthe ngokuthola ithuba elifana naleli uzoqhubeka nokwenza okuhle okwaqalwa abawine eminyakeni edlule.
Uthe ngokuthola kwabo emalungwini omphakathi indoda ibyeqisile ezinkambeni.
Uthe ngokuthola kwabo isiguli esitholwe sinegciwane sangeniswa kulesi sibhedlela egumbini labezimo eziphuthumayo ngo-Ephreli 4 ngaleso sikhathi kwakubonakala sengathi sihlaselwe isifo sohlangothi.
Uthe ngokuthola kwabo, uHlatshwayo uhlaselwe ngamadoda amabili ngesikhathi imoto yakhe izama ukweqa irobhothi.
Uthe ngokuthola kwabo yimvula eholele ekutheni inhlabathi ingabe isazinza.
Uthe ngokuthola kwakhe abafundi kuthiwa baqambela o-anti amanga bathi bayeba, bathandana bodwa ekuthandaneni kwabo kube nemibango kugcine kuliwa, bayaphuza kutholakale amabhodlela ngaphakathi emishini.
Uthe ngokuthola kwakhe, izingane bezifundiswa yilo thisha, Isolezwe elinalo igama lakhe. Kuthiwa zihlabe ikhefu kwathi sezibuyela ekilasini wazihloma ngemibuzo ngalokhu ebezikufunda.
Uthe ngokuthola kwakhe umsolwa nabangani bakhe bambamba base behamba naye bemfake emotweni. Kuthiwa lona omunye umakhelwane abasala naye ngesikhathi kubaleka laba abanye ababili yena wayesephelelwe ngamandla wawa.
Uthe ngokuthola kwakhe uPitch Black waxabana nonkosikazi wakhe kule ndawo waphuma wayocela usizo kodwa wabuye wabuyela wayolala endaweni abebekuyo ngobusuku ashona ngabo.
Uthe ngokuthola kwamaphoyisa, amadoda abehlomile kuthiwa agasele kuleli hhovisi akhomba onogada ngezibhamu, ase ebabopha ngezintambo zamakhebuli. Amanye amadoda angene ngaphakathi amanye asala egade onogada ukuthi banganyakazi.