input
stringlengths
1
130k
Yize kunjalo le nsizwa ewujwayele umkhuba wokucela ukugitsheliswa uma ihambele imidlalo ezifundazweni ezehlukene, ithe ayililahlile ithemba lokuyoyibuka bukhoma iBafana Bafana kwi-Afcon. IBafana izovula i-Afcon ne-Ivory Coast ngoMsombuluko.
Yize kunjalo leso sinqumo besingakaphasiswa yijaji ukuze sibe semthethweni.
“Yize kunjalo ngijabule ngendlela abadlali abakhombise ngayo ukuzinikela kule midlalo emibili. Impela ungafunga ukuthi yiqembu ngokwe-log eliphezulu kanti cha sisemsileni.
Yize kunjalo, njengoba bekulindelekile uTabitha nosisi wakhe uTemwa bebefika qathatha kwizitobha zakuleli nokho bangakwazi ukuthola amagoli esiwombeni sokuqala esiphele ngo 0-0.
Yize kunjalo ofake isicelo uma engagculisekile angafuna isinqumo sibuyekezwe, uma iSassa isikhiphe isinqumo.
Yize kunjalo, ongoti bathi kubalulekile ukuthi uma uthola ithuba, uke ukhohlwe kancane wubhodisi. Amabele akho uwashayise ngomoya.
“Yize kunjalo, sifisa ukukhumbuza amakhasimende ethu ukuthi isimo asikabi sihle futhi ngeke sikwazi ukuqagela ukuthi singashintsha nini,” kusho abakwa-Eskom esitatimendeni esithunyelwe abezindaba.
Yize kunjalo sisafisa ukwazi konke okwenzekile ngoba amaphoyisa awazange asiphathe kahle. Akhombise ukungalunaki lolu daba. Imoto athi ayishayelwe ngababekhona emqashweni bayilethe esiteshini, esikhundleni sokuthi azothatha izinsalela zeminwe kuyo. Abangani bowesilisa oshonile kuthiwa baphonswe imibuzo badedelwa, kwathiwa akukho okubahlanganisa necala. Amaphoyisa azithele ngabandayo akafuni ukubheka ukuthi amafoni abo akuphi ngokusebenzisa ubuchwepheshe, kusho yena.
Yize kunjalo, uBaxter usaqhubeka nokumshiya ngaphandle njengoba engazange ayithole indawo kwiChiefs, ngenkathi ibhekene neMamelodi Sundowns koweligi ngempelasonto edlule.
Yize kunjalo ucele abantu ukuthi bangasebenzisi budedengu umlilo wathi ngalesi sikhathi uhambela imiphakathi eqwashisa ngobungozi bokushisa imililo nezindlela zokuvikela ekubhebhethekeni kwegciwane iCorona.
Yize kunjalo uCele uthe umbutho uzimisele ukuba ukhuculule lonke ukhula lenkohlakalo nokungaphathwa kahle kwemali yabakhokhi bentela kuleli.
Yize kunjalo, ukudayiswa kwawo ezitolo, nakwizipaza akukavunyelwa, okuyinto exaka iFita.
Yize kunjalo uMnyango wezeMfundo KwaZulu-Natal ukhiphe isekhula uqinisekisa ukuthi awekho amanye amabanga azovunyelwa ukuvula namhlanje ngaphandle kwalawo asevele eqalile ukufunda.
Yize kunjalo, uMokoena uthe kumele bazithintithe balwele amaphuzu amathathu emidlalweni ezayo.
Yize kunjalo uNgqongqoshe wezeMpilo uDkt Zweli Mkhize uthe i-NHI iyaqhubeka wathi umbiko uyawemukela ngoba uyisibuko esizosiza umnyango ukuze ukwazi ukulungisa lapho kumele ulungise khona.
Yize kunjalo uNksz Xulu uthe uzovota okhethweni lwangenyanga ezayo.
Yize kunjalo uthe kumele balijabulele iphuzu.
Yize kunjalo uthe wayekhathazekile ngoba yayingekho inkontileka yokusebenza.
Yize kunjalo uthi uma bekhombisa ukungena bagamanxe empilweni yakhe, baze bafafaze amanga kuzomphoqa ukuthi ababophe.
Yize kunjalo, uTinkler ukholwa wukuthi amaphutha amancane nje abadliselayo, futhi ubona sengathi bezowalungisa.
Yize kunjalo uTsutsulupa, oyinxusa leMTN 8, akayiboni iPirates ibona elidlalayo kwiSiwelele.
Yize kunje kodwa uDu Preez ukholwa wukuthi indlela abazoqala ngayo oweMelbourne Rebels namuhla, iyona ezocacisa indlela ngebanga elizohanjwa ngoShaka kule sizini. Lo mdlalo weSharks neRebels esendaweni yesibili kwi-log lapho ilandela khona i-Emirates Airlines Lions ungo-10.45 ekuseni, e-AMMI Park.
Yize kunomdonsiswano ngokufanele angene esihlalweni sobukhosi kulandela ukuguqa kwebamba bukhosi, iNdlovukazi Shiyiwe Mantfombi Dlamini Zulu, uButhelezi uthe ifa elishiywe iMbube, lizokwenza izinto zibe lula uma sekuqokwa iSilo esizolandela.
“Yize kunzima ukwamukela okwamanje kodwa isimo sizoshintsha ngoba bonke laba badlali ngiyabazi,” kuthembisa lo mqeqeshi.
“Yize kuphoxa ukuthi sibophe umuntu osezinhlakeni zokuphepha kodwa kufanele sikwenze lokhu ngoba akekho umuntu ongaphezu komthetho. Umphenyi wecala kufanele anconywe ngokuqinisekisa ukuthi isosha libhekane nomthetho. Siyathemba isinqumo senkantolo sizoduduza umndeni owalahlekelwa ngenxa yobugebengu obenziwa wummangalelwa,” kusho uJula.
Yize kuqhathwe omakadebona abazodlala bukhoma kodwa abaningi baqagula ukuthi umncintiswano uphakathi kukaDlubheke naMageza Amahle ngenxa yamava asebenawo.
Yize kusabalwa izinsuku ifakwe kuYouTube le ngoma, kodwa seyibukelwe abantu abangaphezulu kuka-75 000 nokukhombisayo ukuthi izoya kude. USho uphinde wakuveza nokuthi ukuthakasele ukusebenza nalo mculi kanjalo nokuhambela izindawo ezahlukene ngesikhathi beqopha ivideo. Abantu abaningi naku YouTube bayithakasele kodwa bakhona nabaveza ukuthi ukuhlangana kwesigqi sikaSho noSusumila into entsha kubona.
Yize kusabalwe amavoti angaphezudlwana kuka-400 000, i-ANC ihamba phambili ngamavoti awu-226 574, Inkatha inawu-75 641 bese kuthi endaweni yesithathu kukhona iDA elandela nangaphansi kuka-48 999.
Yize kusale enkundleni onogada kodwa abasebenzi bakwa-Eskom baphume bengenamyocu.
YIZE kusasele inyanga ngaphambi kokuba umdlalo iThe Agent uqale ukukhonjiswa kuSABC1 sekuqubuke omkhulu umsindo ngawo.
Yize kusenzima ukukholwa ukuthi ngempela umyeni wakhe usebalwa nezinsephe ezinqobe lo mjaho ongeminye emikhulukazi emhlabeni kodwa ubenalo ithemba lokuthi angasithatha isicoco.
Yize kushayisana okushiwo yiSafa ngokumenyezelwa komqeqeshi noma ngaye uqobo kodwa okucacayo ukuthi sekuseduze amenyezelwe. Kulindeleke ukuthi uBaxter asebenze kuze kube sekupheleni kwesizini kuSuperSport bese kuyima eqala ngokugcwele kuBafana.
Yize kuthiwa izingxoxo phakathi kwala maqembu zihamba kahle kepha zisazodinga ukwesekwa ngamanye amaqembu amancane ukuze zikwazi ukuphatha labo masipala.
Yize kuvele ukuthi abakwaSABC bathunjwe abalingisi, kodwa umthombo uthi akusilo iqiniso lokhu. Ukugcizelele ukuthi beyiSABC
Yize kuyile ngoma emenze waduma, uthe ubevele engayekile ukucula emuva kokuhluleka emincintiswaneni. Wasungula inkampani yakhe yokuqopha iBeja Music ngo-2010, waqopha i-albhamu ethi Revelation of Grace ngo-2013.
“ Yize kuyindawo eseilungwini kodwa omakhelwane abaphazamiseki ngomsindo ngoba indlela engiwakhe ngayo umsindo awuphumeli ngaphandle. Nabo omakhelwane sixoxisene nabo futhi abanankinga. Uma kuzoba nomcimbi ngiyabazisa kanti nakubona ngivule izandla ukuthi babenemicimbi yabo emzini wami,” kusho uBhaka.
“ Yize kuyinto ebesinesifiso sokuthi yenzeke kodwa besingazitsheli ukuthi lo nyaka ngokaNtando kwazise lo mqhudelwano awuvamisile ukunqotshwa wumuntu omnyama. Sijabule ngendlela eyisimanga futhi siyabona ukuthi uninakhulu kaNtando obengcwatshwa emasontweni edlule ube yidlozi elihle kumzukulu wakhe. Kumanje siphelelwe ngisho amagama ngendlela esijabule ngayo ngokwenzeke kuNtando,” kusho uSandile.
Yize kuyinto eyenzeke kungazelele muntu kodwa uBabes Wodumo uthe abazali babo sebeyazi ngokwenzekile futhi bayabajabulela kakhulu.
Yize kuyiqiniso ukuthi abadlali bayadinga ukuphunyuzwa ngenxa yokucinana kwemidlalo kodwa kufanele wukuthi abalandeli baMakhosi bangakwamukela kangcono lokhu uma ngabe kuhambisana nemiphumela egculisayo.
“Yize kuyisimo esinzima kodwa bobabili bangasizakala uma bethola ukwelulekwa okubanzi kwengqondo,’’ kusho uDkt Ngobese.
Yize kuyiSwallows efike kuqala emapalini eGalaxy ngonyawo lukaLebohang Mokoena kodwa kube uMahlangu oshayele iqembu lasekhaya igoli lokunqoba ngomzuzu wesikhombisa.
Yize kuzobe kuhlangene amaciko kodwa ngeke bavunyelwe abantu ukuthi basebenzise imsebenzi yamanye amaciko ngaphandle kwemvume.
Yize kwabanye omasipala abawinwe i-IFP kusenemibhiyozo, nokho ayizange ibonakale eMlalazi izolo.
Yize kwabikwa ukuthi uMeyiwa wadutshulwa yizigebengu ezazihlomile kodwa kuthiwa wadutshulwa emuva kokungenela elamulela udadewabo kaKelly Khumalo, uZandi kowayeyisoka lakhe, uLongwe Twala.
Yize kwabikwa ukuthi uMeyiwa wadutshulwa yizigebengu ezazihlomile kodwa kuthiwa wadutshulwa emuva kokungenela elamulela udadewabo kaKelly, uZandi kowayeyisoka lakhe, uLongwe Twala ngesikhathi bexabana.
Yize kwakuthiwe uzishiyele kodwa yena waphumela obala waveza ukuthi akazisulelanga kodwa waxoshwa. Umthombo ongashayi eceleni uthe uMkhonto uzosusa kushisa kulo mdlalo.
Yize kwamethusa ukwazi ngesimo sakhe uthe kodwa kwaba yicebo likaNkulunkulu ukuthola esekhulile.
“Yize kwenzekile lokhu, mina ngikushayela ihlombe okwenziwa uBroos kuBvuma ngoba uyamqinisa okuqinisekisa kithina ukuthi sinaye unozinti wakusasa okuzothi uma ebizwa kwiBafana kungabi yinto entsha kuyena,” kusho uTlale.
Yize laba badlali begqame emaqenjini amakhulu aseSoweto kodwa bahlukane nawo bengakhombisanga lutho olubabazekayo ngabo.
Yize labo abatshale imali bebelindele ukuthi bayithole iphindwe kabili kodwa uthe lokho ngeke kwenzeke.
“Yize la maqabane esexolisile kodwa sithi awaqhubeke nokuvela phambi kwekomiti eliqondisa ubugwegwe ngoba siyakholwa wukuthi axolise ngoba esezwe ukuthi sizowaqondisa,” kusho uNtuli.
Yize la maqembu azobe eqala ukuhlangana kwiDStv Premiership ngoMgqibelo ngo-5.30 ntambama, e-Ellis Park, impi yawo izobe ingaqali njengoba bebebhekene ngeziqu zamehlo ngesizini edlule kubangwa ubumpetha beGladAfrica Championship.
Yize la maqembu ebeqala ukungenela ukhetho, akwazile ukuthola amavoti angawenza akwazi ukuba ngababeki benkosi kwabanye bomasipala KwaZulu-Natal.
Yize la marasta ecabanga ukuthi lo wumthetho ophasiswe wuhulumeni, kodwa uNgqongqoshe wamaPhoyisa kuleli uMnuz Bheki Cele, kuleli sonto uthe yena ukube bekufunwe uvo lwakhe ngensangu, ubezothi ayingalinge nje ibe semthethweni.
Yize lawa kuzwakala kungamagama alumelayo futhi angaphazamisa ngokomqondo uMadisha enkundleni nangaphandle kwayo, Lo mdlali uthi akakugqizi qala okushiwo ngaye, kuphela nje udlala ibhola qha.
Yize leli khono kukhona ebebengalazi kodwa yena uthi useke waziloba izinkondlo ezishicilelwe ngabanye osonkondlo.
Yize leli khwelo lokubuyiswa kwesigwebo sentambo lidlangile kodwa uZikalala uthe ukubuya kwaso ngeke kube yisisombululo.
Yize leli qembu lingaqali ukuqokwa emiklomelweni njengoba selike laqokwa nakumaSABC Crown Gospel Music Awards, kodwa iThimba Le-Afrika lithe ukuqokwa kumaSama kusho ukukhula nokuhlonishwa okumangalisayo.
Yize leli qembu lingazange linqobe ngamalengiso kule mikhandlu okhethweni lohulumeni basekhaya, kepha liyaqhubeka nezinhlelo zokukhomba elifuna ukubakhetha njengezimeya.
Yize leli thikithi le-lotto alidlala enesifiso sokuyibamba kodwa ukwaliwa intokazi ebezifela ngayo kwavele kwambhocobalisa ngalelo langa. Nokwenza wangapholisa maseko uma esebona ukuthi uhlabene wanikela khona ukuyolanda okungokwakhe.
Yize le menenja ikhuluma kanje kodwa Isolezwe ngeSonto lizwe ngesinye isikhulu seqembu lePremier Soccer League ukuthi nabo bebenothando lwalo mdlali kodwa bathola ukuthi useqede neZimnyama, okubenza bahosha imfe ekuphonseni udobo. “Abantu abafuna * -Ofori abakhohlwe ngoba uzojoyina iPirates ngesizini ezayo. Mina ngihlale ngixhumana sixoxe, uya kwiPirates ngesizini ezayo,” kusho isikhulu.
Yize le miklomelo ibiqala ukuba khona nonyaka kodwa ibisezingeni elicokeme futhi ihloniphekile. Okuphinde kwayenza yahlonipheka ukufika ngobuningi kosaziwayo ngokunjalo nabebeqokiwe njengoba iningi labawinile lizilandele lona izindondo esteji.
Yize le ngoma bengayibhalisanga kwaSamro kodwa kuyavela kuTwitter ukuthi yenziwe ngo-2017 nguDJ Lukid kodwa eyoMampintsha noBabes iphume ngesonto eledlule. EyoMampintsha isuse umsindo ngesonto eledlule, kugxekwa ukubonakala kukaBabes noMampintsha ekubeni baze bavulelana amacala besolana ngokuhlukumezana.
Yize le nhlangano ihlwithe inqwaba yomasipala bakuleli abakhulu ngesikhathi kukhethwa izimeya ezintsha kepha ubuholi bayo buthi buyazi ukuthi le mikhandlu ingahamba noma yinini.
Yize le nto imhlukumeza kodwa uthi akakaze avule icala.
Yize le ntokazi isiyayiyeka le mpilo kodwa ikuvezile ukuthi yayingelula futhi ayifuni ukuphinde iyiphile.
Yize le ntokazi iyintsha ekulingiseni kodwa ayiyintsha kwezikaqedisizungu njengoba iphimbo layo laziwa ngemisebenzi ehlukene ake ayenza.
Yize le nyuvesi imemezele ukuthi ivuliwe kodwa ukufunda akukaqali. Okhulumela iDUT, uMnuz Alan Khan, uthe abakazi ukuthi kuzoqala nini ukufunda.
Yize lesicelo besilalelwe kusetshenziswa ezobuchwepheshe, ngaphandle kwenkantolo amaphoyisa kanye nabombutho wezokuvikela bebesiqaphe ngeso lokhozi isimo.
Yize lesi kuyisikole esizimele, uMshengu uthe ubone kufanele bangenelele ukuxazulula lolu daba.
Yize lesi sigungu sesinqume kanje ngoMadidilani kodwa kuzokwenzekani ngonompempe uLuxolo Badi, owabekela iBidvest iphenathi ngoba ethi unozinti weCapeTown City wadlalisa kabi uSimon Murray, ekubeni kwakungenjalo? Lesi sigungu siyavuma ukuthi wenza iphutha ngokuhlawulisa iCity ngokuthi abeke iphenathi nokushaya unozinti wayo uPeter Leeuwenburgh, ngekhadi eliphuzi.
Yize lesi sikhulu singathandanga ukudalula isamba semali esibekwe yiSundowns ngenxa yombandela osesivumelwaneni okuthengiselwane ngaso kodwa Isolezwe ngeSonto lithole umbiko ongaqinisekisiwe ngomthombo osondelene nazo zonke izinhlangothi ezithintekayo kulolu daba ukuthi le mali abangakwazanga ukuyinqaba ilinganiselwa ku-R10 million.
Yize le video kwakuyinto eyayisiphenduke ihlaya emakhasini ahlukene ezinkundleni zokuxhumana kwenziwa abantu abahlukene kodwa kwazwela sekuqubuka ekaKhuzani. Abalandeli bomculo wesintu abaningi bebekhala ngokuthi uKhuzani bekungafanele akwenze ihlaya lokhu ngoba isintu usazi kangcono. NgoMsombuluko kulindeleke ukuthi uKhuzani aqhutshwe inkosi yaseNkandla uMnuz Zakhe Mpungose kanjalo nezinduna zendawo.
Yize lezinyama zimnandi futhi owesifazane onazo ethandwa kakhulu abesilisa kodwa ukuvithika kwawo akubi kuhle ngoba ukulenga kwawo akubukeki kahle futhi kwenza nenkomo ibukeke kambi kakhulu.
Yize lilahle amaphuzu amathathu kwiSuperSport kodwa ukufika kukaLarsen kulethe omkhulu umehluko kuleli qembu usihlalo walo uSiviwe Mpengesi odume ngokungacucuzi ekuxosheni abaqeqeshi.
Yize lilikhulu ithemba lokuthi lo mdlalo uphindwe kodwa inkulumo kaBroos, ayenze kwiHLN Sportcast, kungenzeka ibalahlise ngethemba abanye abalandeli bakuleli.
Yize lobu tshwala bubukeka budlisa kulezi zinsuku, ongoti bezempilo bathi buyinkinga enkulu empilweni yomuntu njengoba bungahloliwe njengabo bonke utshwala obuthengwa ezitolo.
Yize lokho kuyiqiniso kodwa iphinde ibe nomsebenzi wokwenza amaphathi ukuthi abe manzi njenge water pump. ISummer coolant yona inciphisa amathuba okuthi injini ishise ngokweqile uma kushisa.
Yize lokhu kumthokozisile uSkhosana, lesi sikhulu sithe sisafuna ukuthi lo msubathi abuyele ezingeni lakhe lakudala. UVan Niekerk walimala idolo ngo-2017 okwaphoqa ukuthi ayohlinzwa. Uphuthwe yithuba lokuvikela isicoco somhlaba eDoha, nyakenye.
Yize lokhu kuyisitayela kodwa ongoti bathi udayi wezinwele usubaqedile abesifazane ubonela ijwabu. Abanye kuze kudingeke ukuthi bazishaye phansi izinwele ngenxa yalokhu.
Yize lo kuwumdlalo, kodwa ongoti bathi ukufela ngaphakathi kwabesifazane abadlwenguliwe ikakhulukazi emasokeni abo, yinto ejwayelekile.
Yize lolu daba lungekho ezithebeni futhi lungakadingidwa kepha kunokwesabela ukuthi kungase kwenzeke ngokuhamba kwesikhathi.
“Yize lolu daba lusaphenywa, kodwa kuyakhathaza ukuthi kuleli zwe elinamacala amaningi abikwayo okuhlukunyezwa kwabantu besifazane nezingane, amanye awo awakutholi ukunakwa okuwafanele. Uma lokhu kuyiqiniso kuzobe kufana nokubuyela emuva empini yokulwa nokuhlukunyezwa kwabesifazane nezingane.”
Yize lolu hlelo lubalulekile futhi lusiza ekusindiseni izingane nomama nalo lunengozi yalo, ikakhulu kulabo abasazoqhubeka babe nabantwana.
Yize lolu hlelo lwaqalwa eminyakeni emibili eyedlule, abahlali baseManguzi basaqhubeka nokukhala ngokuntshontshwa kwezimoto eziphelela eMozambique.
Yize lolu hlobo lukagwayi lunambitheka kangcono kunogwayi ojwayelekile futhi
Yize lolu phiko kunyakamali u-2020/2021, belusebenza ngaphansi kwezimo ezibucayi kuphazamisa ukugasela kobhubhane iCovid 19, uNksz Ntlatseng uthe likwazile ukufinyelela esigabeni oluzibekela sona sokusebenza njengoba ukusebenza kwalo ukuphenya amacala ehlukene ngezenzo zamaphoyisa kufinyelele ku-73% uma kuqhathaniswa no-70% wonyakamali owedlule.
Yize lo mcimbi uzoqala ngo-7 ebusuku kodwa uthe amathikithi azoqala ukudayisa emnyango ngo-R150 kusukela ngo-6 ntambama.
Yize lo mculi aqala ngokuvuma ukuthi walenza leli cala kodwa wabuye washaya ingqimphothwe, wathi waphoqwa ngamaphoyisa ukuthi avume leli cala.
Yize lo mdlali odabuka eZebediela, eLimpopo noluqinisayo unyawo esehlabene ngazo zonke lezi lezicoco kodwa usahlalelwe ukufezekisa iphupho lakhe ayomela izwe lakhe kwi-Afcon.
Yize lo mdlalo ubungenawo amathuba atheni esiwombeni sokuqala kodwa iPirates iyona ebifika amahlandla amaningi emapalini kaMarcel Engelhardt obevimbele iqembu lasekhaya.
Yize lo mdlalo ubuthathwa njengeminye yokungcweka ngaphambi kokuthi amaBritish Lions abhekane ngqo namaBhokobhoko, baningi abadlali beqembu lesizwe abafakiwe esikwatini seSouth Africa A, ukuze bathole ithuba lokudlala emva kokubhuntsha komdlalo weGeorgia.
“ Yize lo mdlalo uphela, kusazothatha isikhathi ukuthi abantu bakhohlwe yiwo njengoba ufike wakhombisa ababukeli bawo ngempilo ebathinta ngqo. IBomb Shelter ayikaze ishaye eceleni ngemidlalo eyikhombisayo kwithelevishini,” kuphetha uNomzamo.
Yize lo mdlalo usematheni kubona bonke abathandi bebhola kuleli kodwa inkulumo kaValverde, lapho eveze khona ukuthi lo mdlalo bawuthatha njengowokuziqeqesha, ikhombisa ngokusobala ukuthi kubona awumqoka kangako.
Yize lo mkhuba uyinto esingenisile kubantu abaningi, kulo nyaka kubukeka kuzoba wumqansa ekutheni abantu bakwazi ukuzigcina zonke izithembiso abazenzayo emqondweni yabo nabafisa ukuthi bazenze ngenxa yeCovid-19 eguqule isimo sempilo.
Yize lo mlando uhlukana ngemoto kodwa zonke izinkampani zinesikhathi ezisibekile okumele imoto iyiswe ngaso kwisevisi. Okujwayelekile ukuthi emva kwamakhilomitha angu-15 000 noma unyaka.
Yize lo mqeqeshi ekhuluma kanje kodwa uyakhala nangeFree State ngoba abantu bakhona bazolahlekelwa okuningi.
Yize lo mqeqeshi osanda kuba sematheni ngokuklolodela uSteve Komphela ngemuva kokumkhipha kwiNedbank, ekhuluma kanje, abadlali bakhe bakhuluma okuhlukile ngamalungiselelo.
Yize lukhona uhlelo lukamasipala kodwa bekusekhona abazichanasela emgwaqweni abebebaleka bazephule uma bebona izimoto zamaphoyisa.
Yize lungakaphumi uhla lwemidlalo ezosakwazwa kwa-SABC kodwa kunethemba lokuthi abathandi balo mdlalo bazokwazi ukuyibona bukhoma yonke eyamaProteas.