input
stringlengths
1
130k
“Yize luzoheha ababukeli abancane kodwa nabadala bazoluthokozela. Ababukeli mabalindele ukubona ukuxoxwa kwendaba kukwelinye izinga lapho ubizo luhlangana khona nempilo yansukuzonke yababili esikhuluma ngabo.”
“Yize namanje inhliziyo yami isabhibha ngokubulawa kabuhlungu kwendodana yami encane kodwa kuyangiduduza ukubona umsolwa elahlwa yicala,’’ usho kanjena.
“Yize ngangingathandi angene kulo mkhakha wokulingisa ngenxa yezingqinamba engizaziyo, kodwa ukumbona enza kahle kangaka kuyangijabulisa. Ngangifuna abe emkhakheni wamabhange abale izimali, ngoba wayenza kahle kuMaths nakuPhysics esikoleni. Siyathemba ukuthi abantu bazoqhubeka nokuthakasela umsebenzi wethu sesindawonye,“ kuchaza yena.
Yize ngemuva komdlalo uKhune eyibongele iPirates ngokuwina kodwa uthe iPirates “isihlule ephepheni kuphela”.
Yize ngesizini edlule bevimbe bobathathu uKhune, Akpeyi noBvuma, kodwa abalandeli bakhombise ukuthembela kuKhune nakuPetersen ngamavoti ababanike wona kwiCarling. UPetersen uphinde wazakhela ugazi ngokuvimba amaphenathi e-Orlando Pirates, nokuholele ekunqobeni kweChiefs inkomishi yeCarling Black Label Cup.
“Yize ngidlala izindawo eziningi kodwa ngithanda kakhulu enkabeni yenkundla. Ukuyodlala eSpain kuzongisiza. Ukuyodlala lapha kuzongicijela ukuthi kufike ithuba lokudlala eqenjini elikhulu sengilungile. Nakhona eSpain uma ngizimisela kungenzeka ngizithole sengithathwa amaqembu akhona," kusho uZuke.
“Yize ngidumele ukuthi abahleli bomcimbi banginqabele ukuthi ngicule kuwona futhi baphinde banginqabela ukuthi ngiqokwe emkhakheni weBest Pop Album, kodwa kungijabulisile ukuthi ngizophatha umcimbi omkhulu emhlabeni,” kuphetha uTrevor.
Yize ngikholelwa emsebenzini ongenziwa yiNHI kodwa angiqondi ukuthi luzosebenza kanjani ezindaweni zasemakhaya.
“ Yize ngikhulele emculweni kodwa akekho obekholelwa kimina. Abantu bebebeka amabala ngokucula kwami. Kukhona abebengitshela nokuthi izwi lami alikulungele ukuthi ngibe wumculi. Abanye besho nokuthi angikwazi ukucula. Yize kunjalo kodwa angizange ngiphele umoya, ngiqhubekile ngoba ngiyakholelwa kwengikwenzayo. Ukuqokwa kumaSama kuvule elinye ikhasi kumina, ngingasayiphathi eyokuwina kuwona. Lokho kwenze ngazibuza ukuthi kanti kwakuthiwani ngezwi lami ngoba amaSama yimiklomelo ehlonishwayo,” kusho uBucy.
Yize ngikujabulela kodwa phela nami ngifuna ukubuyela kule mbobo esaqala kuyo.
“Yize ngingasahlali khona kodwa angilenzi iphutha lokungadluli khona uma ngiseThekwini, ngigcine ngenyanga edlule nje,” usho kanje.
“Yize ngingawakhulumeli amasosha eMKMVA kodwa ngingasho ukuthi nawo azobe ekhona efake umfaniswano wawo uma uMsholozi (Zuma) esevela kwikhomishini, ngaphandle kwamaqabane asuka eKZN akhona namanye amaqabane asuka kwezinye izifundazwe nawo azobe ekhona njengoba kuhlale kwenzeka uma evela ezinkantolo,” kusho uShezi.
Yize ngingayishayelanga i-420i kodwa i-420d yiyo engiyibona ikahle kakhulu ngoba inamandla anele futhi iyonga kudizili.
Yize ngingayizwanga kahle hle inkulumo yabo, kepha bekuzwakala ukuthi omnyama ubeshelwa ukuthi athenge okuthile angakudingi kangako. Kwadingeka ukuthi abhidilishe isiNgisi-ke, echaza ukuthi akukufuni kangakanani lokhu adayiselwa khona.
“Yize ngingazalwa ubaba oyedwa nokaMjik’jelwa kodwa yimina umuntu abekhuluma naye ngezinto ezithinta umculo wakhe. UThembi akayena owakwabo kaMjik’jelwa futhi akanazo izinhloso ezinhle ngezinto ezithinta uMjik’jelwa. Ngokwazi kwethu uThembi ubevele engazwani noMjik’jelwa. Ngesikhathi uThembi esenkampanini Izingane Zoma, okwaphuma khona uMjik’jelwa, ubehlangene nabaculi bakhona ethuka uMjik’jelwa. Nokuthi kuvele amagama amabili ngozohola amaqembu kaMjik’jelwa njengoba kuvele elikaMnikezwa nelikaBheki, kwenziwe wuThembi ngoba efuna ukuqhatha,” kusho uNgwenya.
Yize ngingazazi izimoto zemoto ngazinye kodwa ngiyakholwa ukuthi umndeni wamaSUV abo udlale enkulu indima ekutheni badayise izimoto ezingaka.
Yize ngingeke ngakwazi ukulichaza ukuthi linuka kanjani kodwa lijwayelekile futhi linuka ngendlela efanayo kuwo wonke umuntu. Ngifuna sikhulume ngaleli phunga elivele liqandule libe libi. Kuze kube sengathi linuka njengento eyonakele noma ebolile. Kuba nzima nokuqaphela ukuthi liqhamuka ngakubani phakathi kwenu, kwazise nobabili nisuke nikhiqize uketshezi.
Yize ngingeke ngikujwayele ukukhala kudume izihosho kukaMosimane kodwa ngiyizwa kahle into ayikhulumayo mayelana nokuhlelwa kwemidlalo yePremiership. Isikhathi esiningi le nto yokungahleleki kahle kwemidlalo ihlale inika iSundowns inkinga ngoba iyona ehlale isalele emuva ngemidlalo. I-PSL ingenza kangcono kakhulu kunalokhu ehlale ikwenza okungashintshi wonke amasizini. Ake alalelwe uMosimane.
Yize ngingenalo ijazi kodwa kwiSibaya ngiphume senginalo ngenxa yolwazi engiluthole khona. Mina ngilingise kwiSibaya ngingakufundelanga ukulingisa. Bengazi kona ukuthi ngeke kwangihlula kodwa kwiSibaya ngifike ngafunda lukhulu.
“Yize ngiphoxekile kancane kodwa ngijabule ngomphumela futhi akukho la ngikholwa khona ukuthi sike sathwala kanzima kusukela umdlalo uqala kwaze kwaba uyaphela,” kusho lo mqeqeshi.
“Yize ngiphumile ejele, kepha ngibekelwe imibandela eqinile. Lesimo singikhumbuza ukuboshelwa ezindlini nokuvalwa imilomo kwabaholi ababelwela inkululeko, nohulumeni wobandlululo.”
“Yize ngisafunda, sengiqalile ukuwenza umsebenzi wokuhlela imicimbi futhi ngiyabona ukuthi ukuba kulo mkhakha kuzongilekelela ekumaketheni nokwandisa isibalo samakhasimende.”
Yize ngokhetho lwango-2016 kwanqoba abane kuphela kwabangaphezu kuka-50 ababengenele ukhetho ngokuzimela kulo masipala, uSibisi uthe banethemba lokuthi isibalo samakhansela azimele azonqoba sizokhula kulokhu.
Yize ngoLwesithathu  kube nenkulumo mpikiswano eshubile esishayamthetho amalungu eDA agcine evotele ukuthi uchitshiyelwe lo mthetho kodwa kulindeleke ukuthi isinqumo esizonika umkhombandlela sibe namuhla.
Yize noma bekhona abadlali abaphuma phesheya njengoJanine van Wyk, Ode Fulutudilu noJermaine Seoposenwe, baningi abazobe bengekho ngenxa yezizathu ezehlukene.
Yize noma eminye imiphumela elandelayo ithole ukuthi alisekho leli gciwane emizimbeni yabo kodwa imithetho yaseSri Lanka ayibavumeli abantu abake batholwa naleli gciwane ukuthi bangene zingakapheli izinsuku ezingu-21.
Yize noma engakakuqinisekisi ukushiya kwakhe kodwa isiteshi sikaTbo Touch esisakaza nge-internet, iTouch HD, sikuqinisekisile ukuthi usezoba kusona.
Yize noma iZimbabwe ingasenathuba lokudlulela esigabeni esilandelayo, uMapeza uthe bafuna ukubuyisa isithunzi.
Yize noma kusadlule izinyanga kodwa sekuzwakala sengathi bekuyiminyaka. Ngizibona nginenhlanhla futhi kuyangijabulisa kakhulu ukuba yingxenye yeqembu futhi.
Yize noma ngabe izenzo zakhe umphakathi uzigxeka kangakanani kumele sikhumbule ukuthi akakaze azimemezele njengesibonelo esihle ezinganeni.
Yize noma sidlule ebunzimeni kodwa siyavuma ukuthi asikho ezingeni okumele sibe kulona. Yize noma umqeqeshi waleli qembu esavalelwe emva kokutheleleka ngeCovid-19, kubukeka sengathi amalungiselelo alo awaphazamisekanga kakhulu. “Yize noma umsebenzi awuyeka ngo-2017 kodwa ubewathola amatoho. Uma ethole lawa matoho ubekwazi ukungithumela okuncane, nami ngibone ukuthi ngihlanganisa kanjani,” kuchaza uNksz Ndlovu. Yize noma zikhona izinsizwa angcweka nazo ngokomculo kodwa konke akwenzayo akuhlambalazi kepha kuwubunsizwa. Akawuthathi umculo ngenhliziyo kodwa uyisibonelo nakubaculi abangcwekayo ukuthi kungcwekwa kanjani futhi ubakhombisa nendlela yokuziphatha emculweni. Yize nomsakazi weMetro FM uLerato Kganyago, eqale ngokuphikisana noJub Jub kodwa uthe lolu dlwambedlu lwaqala kudala ngenxa yomndeni wakwaGupta Yize nonozinti welakuleli, uVeli Mothwa eke waziphumulela emapalini ngoba iBafana bekuyiyo ephethe ibhola isikhathi esiningi, kodwa wuyena ovimbe amabhola amaningi anzima abeqonde enethini kunozakwabo kwiBotswana. Yize obengumsabalalisi wezindaba zakhe uLerato Sengadi nobebhekene nokubhukhwa kwakhe,  u-Ofentse Mothusi bekuqinisekisile emithonjeni yezindaba ukuthi lo mculi akasekho kodwa abachazanga ukuthi ushonelephi nokuthi ubedliwa yini. Yize obethandana noGabada ezivumele yena ukuthi umbulalile, kodwa icala aliqhubekanga enkantolo ngenxa yokushoda kobufakazi. Yize okhulumela oKlebe, uLieutenant-Colonel Philani Nkwalase, engazange afune ukuqinisekisa ukuthi baphenya uZuma kepha ukuqinisekisile ukuthi kukhona icala abaliphenyayo elisukela esigamekweni esenzeka kule khomishini. Yize okwamanje imininingwane ingakapheleli futhi nembangela ayikaziwa, uMlaba ubulawe kubheke umphakathi maqede washonela enkundleni." Uchaze uMlaba njengomunye wabaholi abebezinikele ekusebenzeleni umphakathi.
Yize okwamanje lezi zincwadi zisatholakala kwi- internet kodwa uma kudlula uthaqa zizotholakala nabantu abazidingayo bazithunyelelwe.
Yize okwenzekile kungehli kahle, uthe usazocela umhlangano noNgqongqoshe wamaPhoyisa, uMnuz Bheki Cele, ukuze ezomchazela ngakho konke okwenzekayo njengoba kubhekwe okhethweni.
Yize olayini abade besayingqinamba, uNkk Zulu uthe sebefake amavolontiya alawula olayini. Banohlelo lokuholisa abantu ngezinsuku ezihlukene, kubuye kusetshenziswe ezinye izikhungo ukuhola lesi sibonelelo abale kuzo amahholo.
Yize onke la maqembu esanda kulahlekelwa ngamalungu awo ngenxa yodlame lwezepolitiki, kepha ahlukene phakathi ngokuthi bekufanele yini kutshalwe amasosha?
Yize othisha bebone umfundi eseshona, ozakwabo bakamufi bambonile egwazwa ekilasini. ULesufi uthe akazi ukuthi lomfundi ugwazwe amanxeba amangaki. ULesufi uthe udlame olubhidlange ezikoleni lukhombisa indlela yokuphila emphakathini, lapho kuhlala khona abafundi.
“Yize satshengiswa lelo cebo kodwa alikaze lisetshenziswe. Imibiko esiyithole ekomidini ayiqinisekiswa, kungenzeka ukuthi asitshelwa okwenzeka ngempela kulolu phiko,” kusho uNkk Sewshanker.
“Yize sazi ukuthi lokhu ngeke kumbuyise uSandile, siyethemba ukuthi umndeni wakhe, abangani nalabo abefunda nabo bazoduduzwa wulwazi lokuthi umsolwa ubanjiwe, wagwetshwa ngempumelelo futhi wagwetshwa ngokufanele ngokuhlasela okunonya. Sengathi umphefumulo kaSandile ungaphumula ngokuthula,” kusho uKhan.
Yize sazi ukuthi ukuvikela ukusabalala kweCoronavirus edume ngeleCovid-19 kuncike kakhulu endleleni yokuziphatha nokunakekela kubantu, nathi njengomnyango senze konke okusemandleni ukuqinisekisa ukuthi njengoba isibalo sabafundi sesizothi ukwanda kancane ezikoleni ngenxa yokubuya kwalaba bamabanga amabili kodwa ezokuphepha zihlala njalo zisezingeni eliphezulu.
“Yize sebekhona abesifazane abasezikhundleni eziphezulu kodwa lokho akusho ukuthi bonke abantu bayahambisana nokuthi banikwe ithuba, kusekhona abantu abathile ababheka ubulili bakho ngaphambi kokuthi babheke umsebebenzi owenzayo. Abanye bathi bengakezwa nokuthi zithini izinhlelo zakho, uzwe kuthiwa ngeke bezwe ngawe, ngoba sekunesikhathi bekuleyo nkampani noma isikhungo, wena uyafika okusho ukuthi wena awazi lutho, kanti akunjalo. Kungenzeka ukuthi banolwazi ngenkampani noma isikhungo kodwa ubuchule bokuphatha abanabo yingakho kuqokwe omunye umuntu abe kuleso sikhundla,” kusho yena.
Yize sekudlule isikhathi njengoba yadlwengulwa ngo-2018 endaweni yokudla e-Dros, eSilverton, ePitoli kodwa umndeni uthe uphila kanzima.
Yize sekunenqwaba yamaSport Utility Vehicle (SUV) ahlukene akwaHyundai kodwa iSanta Fe ngeyokuqala ngqa futhi yiyo ephezulu ngokukleliswa kwawo. Eyesizukulwane sokuqala yenziwa ngo-2000 njengoba sekungeyesizukulwane sesine nje.
“Yize sekunjalo uthishomkhulu wenza kube nzima ukuthi izingane zithathwe ngokubeka imali yokubhalisa enkulu. Abazali bayayikhokha imali yokubhalisa kodwa iningi labo liyehluleka ukukhokha uR250 njalo ngenyanga. Uma ngicela ukuthi abazali abehlulekayo bagcwalisise amafomu okuthi bangakhokhi, akafuni ukuyizwa leyo. Uthi isigungu esiphethe isikole sathatha isinqumo sokuthi akukhokhwe uR3 000. Leso sivumelwano sisuke singasho ukuthi umzali oswele kumele anganikwa ifomu. Kwakhona ukuhlambalazwa kwezingane zikhishwe emakilasini akuvumelekile, udaba lwemali lukhulunywa nabazali,” kusho yena.
“Yize sekuphazamisekile ukuqala kwalo mdlalo kodwa sizoqhubeka nokuletha ezinye izinhlelo ezizojatshulelwa ababukeli esiteshini seBET.
YIZE sekuphele iminyaka emihlanu ingwazi yomculo wokholo, uSifiso Ncwane, yadlula emhlabeni kodwa isilonda sokushona kwayo asikapholi enhliziyweni yendodakazi yayo, uSinqobile Mzelemu. USinqobile (23) wasesigodini saseMahwaqa, eMthwalume uze wakhiphela bonke ubuhlungu bakhe engomeni ahlonipha ngayo uyise esihloko sithi Hamba Kahle. Empeleni uSinqobile yingane eyatholwa nguSifiso ngaphandle komshado kuNeli Mzelemu futhi wayeneminyaka engu-16 ngesikhathi uyise edlula emhlabeni ngoDisemba 2016. USinqobile uthe leli culo walibhala ngaphambi kokuba uyise angcwatshwe futhi ezimisele ngokumvalelisa ngalo enkonzweni yesikhumbuzo kodwa kwagcina kungenzekanga.
Yize sekuphele iminyaka emihlanu, uthe kusenzima ukudlulusa nokuxola. Uthi ukulinda iminyaka kungenzeki lutho ngecala lokubulawa kukaSenzo Meyiwa owayengunozinti kuyamgqilaza naye.
YIZE sekuphele iminyaka emine kwadlula emhlabeni umsakazi weMetro FM u-Eddie Zondi kodwa owangena ohlelweni lwakhe iRomantic Repertoire, uSentle Lehoko uthi namanje inhliziyo yakhe ayifuni ukukhohlwa.
Yize sekuphele iminyaka engaphezulu kuka-20 adutshulwa kodwa usakhumbula kahle ubunzima indodakazi yakhe eyabhekana nabo ngalelo langa.
YIZE sekuphele iminyaka engu-10 iFord Ranger ikhona emakethe kodwa kwaFord basaqhubeka nokuyenza ihehe ngokwethula izinhlobo zekhethelo.
Yize sekuphele iminyaka yakusho lokhu kodwa iveze ukuthi ucilo ubungakazishayi endukweni.
Yize sekuphele inyanga uhlelo Uyajola 9/9 lwaphela kodwa lubambe eyesihlanu. Lolu hlelo lubukwa ngabantu abangu-764 713.
“Yize sekuphele izinyanga ezintathu bengakhokheliwe abantu imali yeWabu kodwa sizokhokha uma sesiqinisekise yonke imininingwane. Sifundile ngesikhathi seCovid-Ters ukuthi uma singaqinisekisi imininingwane imali igcina isiya kubantu abangafanele,” kusho uButhelezi.
Yize sekuphele izinyanga ezintathu lesi sigameko senzeka, kepha sisengundaba mlonyeni kubantu bakule ndawo.
Yize sekuphele umkhankaso wezinsuku ezingu-16 wokulwa nokuhlukunyezwa kwabesifazane nezingane.
Yize sekuqaliwe ukuqoshwa kodwa iminyango ayikavalwa kwabanesifiso sokuyohlwaya inhlanhla ukuqeda umzwangedwa nokushima.
Yize sekuqhamuke izimeya eziningi ezikhombise ukuthakasela umcimbi bekulokhu kubuzwa ukuthi eNkandla, lapho kuzalwa khona lo mculi, bamxhase ngani.
YIZE sekusabalele izithombe zabasebenzi bakamasipala abavilaphayo ezinkundleni zokuxhumana, umasipala weTheku uphika indaba yabasebenzi bawo okuthiwa bayalala, bedlale ngomakhalekhukhwini noma behlale ngesikhathi somsebenzi.
Yize sekusele isonto kuqale ushikishi lwemidlalo ye-Absa Premiership, umkhaba kaMadisha uyathusa uma uzokhumbula ukuthi ukuba yimiqemane kwabadlali kumqoka kangakanani kumqeqeshi weSundowns, uPitso “Jingles” Mosimane (ongancengi).
Yize sekuthanda ukuba ngozimakhaza ngesivuvu sesithathu (third wave) seCovid-19 kuleli kodwa unxuse abantu ukuba bangabi budedengu.
YIZE sekuvelile ukuthi amanga ukusabalala kombiko wokuthi sekushone isihlabani somculi wokholo ngempelasonto kodwa abantu balokhu beyiqhulula imiyalezo eyahlukene yokududuza umndeni.
Yize sekuvulwe umnotho, uthe kodwa balindele ukwenyuka kwesibalo sabahaqekayo nabashonayo.
Yize sekuyinto abantu abaningi abayenzayo kodwa uNkk Mthethwa uthe kufanele umuntu ayenze ngosizo lukangoti ngoba ihambisana nobungozi.
“Yize sengihlala eGoli futhi impilo yakhona sengiyijwayele kodwa insila yami isekhaya nemvelaphi yami okugcwele kule albhamu nengikubiza ngobuciko engifike nabo ku-hip hop,” kuchaza yena.
Yize sewutholakele umjovo waleli gciwane kodwa abahleli balo mcimbi abakuvezanga ukuthi bazowubamba kanjani lo mcimbi kulo nyaka.
“Yize sibhekene nesikhathi esinzima okubalwa nokwanda kwabantu abangasebenzi, abantu abampofu, kodwa kukhona amathuba azovela okumele siwasebenzise ukuze silwe nesikhathi esinzima esisivelele. Kukhona abantu abathungatha lawo mathuba. Kuyajabulisa ukuthi kukhona osomabhizinisi abaqhamuka namaqhinga amasha,” kusho uRamaphosa.
Yize sibona kukhona amaphutha lapha nalaphaya futhi kusadingeka eminye imininingwane ngalezi zinhlelo, okusemqoka wukuthi abaphathi bezihlaka ezizimele bathembe ukuthi ngempela lezi zinhlelo zizokwenzeka zingagcini nje ukuba iziphakamiso.
“Yize sihambisana nempucuzeko kwezobuchwepheshe kodwa siyafuna izingane zazi ngemidlalo yakudala. Izingane zamanje zichitha isikhathi endlini zidlala ngamaselula kwesinye isikhathi okungazifundisi yonke into. Le midlalo yakudala inezifundiso futhi yenza ukuthi izingane zinyakazise umzimba. Kumanje sinenkinga yokukhuluphala ngokweqile ezinganeni ngenxa yokuthi azisadlali,” echaza.
“Yize sikhethe le mpilo kodwa asikwazi ukuyiphila ngokuphelele ngenxa yemithetho ekhona kuleli. Empeleni ukuba yi-naturist kusho umuntu obuye angazigqoki izingubo futhi okhonze imvelo,” kusho uBoitu.
“Yize sikuqonda ukuthi abasebenzi bezempilo nabo bayahaqeka, sethembe bona ukuthi bazosihola ekunqobeni ubhubhane. Esikhathini samanje ngisho ihora elichithekayo ngenxa yombhikisho, livulela ithuba lokuqinisa ukubhebhetheka kobhubhane. Sibhekene nesimo lapho zenyuka ngamandla izibalo zabahaqekile, nathi okumele sizame ukuqinisa impi yokunqoba,” kusho uZikalala.
“Yize simeseka kodwa kumele kuqikelelwe ukuthi abantu abasha kabazimbandakanyi nensangu ngezindlela ezimbi, njengokuyibhema,” kusho uMthembu.
Yize simkhathaza isimo esibhekene nezwe, uncome uhulumeni ngokwenza konke okusemandleni ukunqoba lolu bhubhane.
“Yize singakabi nasiqiniseko sokuthi zingaki izitolo ezishisiwe, kodwa kukhona icala esiliphenyayo lokushiswa kwesitolo. Kukhona nowesilisa odubulekile. Uphuthunyiswe esibhedlela. Amaphoyisa ayaphenya, imbangela ngalezi zigameko ayaziwa,” kusho uZwane.
“Yize singakafiki kulokho kodwa isigungu esiphezulu sithe kumele uHugo Broos anikezwe inkontileka yeminyaka emihlanu khona kuzokwazi ukuthi kuhlelwe kahle. Kungabi isikhath iesincane lapho ezobheka imidlalo yokuhlunga kuphela,” kusho uMotlanthe.
“Yize singakawazi amaqembu kodwa sihlela ukuthi sibe nemidlalo emibili yobungani e-Uruguay esizozijwayeza ngawo isimo sezulu ngaphambi komdlalo wethu wokuqala neMexico,” kusho uDludlu.
“Yize singakayitholi kahle iminingwane kodwa sizwile ukuthi iqabane lethu belibambekile laze langeniswa esibhedlela lapho eshonele khona. Sifisa ukudlulisa amazwi enduduzo emndeni wakhe,” kusho uNkk Simelane-Zulu.
Yize singakugqugquzeli ukuthi uhulumeni aphendule yonke into eshiwo ezinkundleni zokuxhumana, lokhu sibona sengathi kumele angenelele eze nezincazelo ezizogculisa isizwe ngale mishanguzo.
“Yize singaqondi ukuthi wubani oklebhule uqwembe lwethu kodwa akukhona okokuqala simoshelwa uqwembe olukhuluma iqiniso ngohulumeni we-ANC. Lesi senzo singcolisa umlando walabo abashonile ngoba ukufa kwabantu Esidimeni, Marikana nezingane eziphoseka emathoyilethe omgodi bekungavinjwa ukube uhulumeni ka-ANC uyasebenza,” kusho uMalatsi.
“Yize singazange sivote ngokhetho lohulumeni basekhaya ngenxa yemisebenzi yabathile asebezivezile ukuthi babeyizimpimpi zabelungu, ngingasho ngingananazi ukuthi amalungu ethu asejahe ukuvota afisa ngabe kuthiwa ukhetho lukusasa,” kusho uMlotshwa.
“Yize singazi kabanzi ngohlelo lukaMengameli Cyril Ramaphosa lokubuyisana kodwa nginesiqiniseko sokuthi ubukhosi bungabamba iqhaza elibalulekile ekuqhamukeni nesizombululo,” kusho imbube.
“Yize singeke siphawulele lezi zithandani kodwa konke okwenzeka ohlelweni lwabo yilokhu abakhethe ukukwenza. Njengazo zonke izinhlelo, ikhona imali enikwa abasuke beyingxenye yezinhlelo zethu. IShowmax kayizange ikhokhele umshado kodwa izobe iwuqopha njengengxenye yohlelo lwayo,” kusho uNomsa.
Yize singekho isizathu esivelile enkantolo esiholele ekutheni umsolwa anqume ukuhoxisa ukufaka isicelo sebheyili, kodwa umndeni kamufi ukholelwa ukuthi umsolwa useyabona ukuthi inhlanzi ingase ishelwe amanzi njengoba uthi ubufakazi obuphethwe abaphenyi becala bungase bumgojele.
“Yize singenabo abadlali kwiBafana Bafana kodwa sibe nesandla ekufikeni kwayo la (kwi-Afcon) ngoba ethimbeni losomaqhinga sinabantu bethu ababili. Labo nguBongani Manuku oyi-masseur (obhucunga izicubu zabadlali) noJoshua Smith oyi-physical trainer noma i-fitness coach ngokolimi lwanamuhla (ololonga imizimba yabadlali). Nokho njengoba bese-Egypt nje abathunywanga yithi kodwa babizelwe imisebenzi yabo,” kusho uDlamini. “Empeleni kusukela kuthathe uStuart Baxter nje basebenza naye esikwatini. Uyabona-ke ukuthi yize bengabiziwe abadlali bethu kodwa lokhu kuyasidweba isithombe ekutheni iqembu liphethwe ngezinga eliphezulu lokusebenza. Nabantu abaqashwa khona bangongoti emisebenizini yabo.”
“Yize singenawo amafemu endaweni esiyakhele kodwa amathuba omsebenzi avelayo yiwona esihlele ukuthi sifake intsha ikakhulu le ebheke imindeni engenabo abazali. Lokho nje esiyobe sikwenza siyazi ukuthi sobe senza umehluko omkhulu kuleyo mindeni. Kuyasithokozisa ukuba nemali efana nalena esithemba ukuthi izokwenza omkhulu umehluko emindenini eminingi,“ kuchaza uNtshangase.
Yize singephike ukuthi inhlanhla ibalulekile empumelelweni kodwa kufanele kucace ukuthi izinqumo esizithathayo zinomthelela emnothweni wethu. Uma sithatha izinqumo eziphusile kuhambisane nenhlanhla sizibona senza kahle kakhulu.
“Yize singeyona ingxenye yezingxoxo kodwa asinankinga ngokuthi kubuyekezwe isivumelwano esasisayina nomqashi,” kusho uMamabolo.
“Yize siphikisana nalesi sinqumo senkantolo kodwa sizosihlonipha," kusho uPamla. Uthe bazosidlulisela phambili lesi sinqumo.
“Yize siphikwa yizinto emidlalweni yeligi kodwa senza kahle kwiTelkom Knockout. Umdlalo wamanqamu siwubheke ngabomvu. Sikuqonda kahle ubumqoka bokuwunqoba. Ukunqoba iTelkom kuzobuyisa ukuzethemba kwethu emidlalweni yeligi,” kubeka uRodgers.
“Yize siqhubeka nokufundisa umphakathi ngezinye izindlela zokungcwaba, siyazi ukuthi akulula ukuthi usheshe wamukele. Kumanje sinenkinga yokuthi izikhala zokungcwaba ezisele kungenzeka ziphele ekuqaleni konyaka ozayo. Ziyizisihlanu okwamanje izindawo zokungcwaba, nazo ezingenele ngoba kungcwatshwa abalinganiselwa ku-1000 ngenyanga eThekwini,” kusho uNkk Scott.
“Yize siyisikhungo esikhulu kodwa sivamise ukuthatha abantu abayisishiyagalolunye abazohlala ngaphakathi amasonto amathathu ngaphambi kokuba sibadedele.
“Yize sizwelana nabazali nokucasuka kwabo kodwa ukuvala isikole akusona isixazululo futhi kuphambene nomthetho. Izingane kumele zithole imfundo efanele, esicabanga ukuthi nabazali bafuna yona,” kusho uMlotshwa.
“Yize sobabili sasinobudlelwane bomsebenzi iminyaka eminingi, saqala kodwa sasondelana njengabantu bandawonye kwaba sengathi singodade futhi sazwana. Ngomusa kaNkulunkulu sasihlezi sihlangana nakwezinye izinto okungezona ezomsebenzi, ikakhulukazi uma senza izinto ezenziwa omama bezingane. Yilapho ngabona uthando ayenalo ngomndeni wakhe. Ukukholelwa kwakhe emndenini kwangenza ngabona ukuthi omama abaqotho baba ngabaholi abaqotho,” kusho uNkk Dube-Ncube.
Yize u-2020 ukhungethwe yiCorona kodwa yena uke wamphatha kahle. Ubeqokwe kuma-2020 Naledi Theatre Awards emunxeni weBest Featured/Supporting Actress In A Musical ngokulingisa indawo kaMichael/Mama emdlalweni othi Santa Clause is Coming To Town.
Yize u-Aubameyang kunguye okhombise ukuba bukhali kwazise amagoli akhe uwabasele edlale isikhathi esincane uma eqhathaniswa nalaba kodwa okuzomphazamisa embangweni womdlali ovelele e-Afrika wukuthi izwe lakhe alikho kwi-2019 Africa Cup of Nations.
“Yize ubaba ewuMbhishobhi ebandleni kodwa uyakwazi ukuwachazela amakholwa ukuthi ukulingisa wumsebenzi engizondla ngawo.
Yize ubeseqashiwe yiChiefs ngenkathi idlala ama-semifinal alo mqhudelwano kodwa ubengahlali ebhentshini ngoba kuthiwa amaphepha akhe okusebenza kuleli, abengakalungi.
Yize uBheki ethe ngokwazi kwakhe uThembo uboshwe yisinqumo sohlaka aluholayo kodwa uThembo kuthiwa wayekhona embuthanweni wekhokhasi kaNkkk Gumede ePinetown Civic Centre nakulapho waze wanikwa khona ithuba lokuthi athule inkulumo yakhe.
YIZE ubhubhane iCorona lungazibekile phansi, izinkumbi zabantu ziyishaye indiva imithetho ebekelwe ukugwema ukusabalala kwalo ngesikhathi kuphelezelwa Isilo samaBandla wonke, uGoodwill Zwelithini kaBhekuzulu.
Yize ubudlelwano bukaMashaba neDA buke baba muncu ngesikhathi eyimeya yaleli qembu kumasipala iJohannesburg, nokwagcina ngokuthi ashiye kulesi sikhundla ayoqala i-ActionSA, uMashaba uthe konke lokho sekuyinto endala.
“Yize ubuyilangabi elikhulu umlilo, ithimba lethu likwazile ukuwunqanda,” kubeka yena.
Yize uCele ememezele ukuthi bangu-31 asebeboshiwe kodwa Isolezwe lithole ngemithombo yalo ukuthi isibalo sibuye sakhuphuka emva kwalesi simemezelo njengoba kuthiwa sebengu- 39 asebeboshiwe, abayisithupha kubo kuthiwa baboshwe ngeSonto.