input
stringlengths
1
130k
UVuyi usanda kuba nenkundla yokucobelela abesifazane ngolwazi eGoli muva nje. Kulo mcimbi obuxhaswe yiToyota South Africa Motors, abebekhona bathole ithube lokuvivinya iToyota Urban Cruiser, Starlet ne-Agya.
UVuyokazi onesikhathi esihle esiwu-2:58, asithola kwiCape Town Marathon, ngo-2018, uthe kwiDurban International Marathon uzimisele ukwenza u-2:45. Uthe wethemba ukuthi lesi sikhathi sizombeka endaweni yesibili noma kweyesithathu.
“UVuyokazi uhambe ngesonto elidlule wayovakashela isoka lakhe, wahlala izinsuku engabuyi ekhaya. NgoLwesihlanu ubuyele komunye womakhelwane washo ukuthi useyasaba ukuphindela ekhaya, wesaba uyise. Ubesalinde ukuthi omakhelwane bamkhulumele noyise kuqala ngaphambi kokuthi abuyele ekhaya kanti uyise uzozwa ngandlebenye, wayomlanda ngendluzula.
UVuyolwethu enkundleni yokuxhumana u-Instagram ubejwayele ukufaka izithombe zale ntokazi kodwa eyibiza ngomngani wakhe.
UVuyolwethu Ngcukana odume ngelikaSchumaker emdlalweni owuchungechunge kuMzansi Magic, iThe Queen nentokazi esilingise emidlalweni eminingi okukhona kuwo nosanda kuphela i-Unmarried uRenate Stuurman, baqede ukuqagela kwabaningi.
UVuyolwethu ube esebhala ukuthi ube nobusuku obumnandi nomuntu amthandayo.
UVuyo Mthembu, okhulumela iSABC uthe indaba kaDJ Fresh yokubuya emsakazweni isami njengasekuqaleni njengoba engakezukubuya.
UVuyo Mthembu, okhulumela iSABC, uthe okwamanje bebengakezwa lutho ngokuthinta imidlalo kodwa bazolubheka lolu daba.
UVuyo Mthembu, okhulumela umsakazeli womphakathi - iSABC, utshele i-IOL ukuthi bangqubuzane ngemali obekungeke kwenze umqondo ophusile ukuthi bayikhokhele iSuperSport.
UVuyo uthe okwamanje uZimdollar usamisiwe futhi ngeke bakwazi ukusho ukuthi uzobuya nini njengoba lolo kuwudaba lwangaphakathi.
UVVO Mkhize uthe kuyadumaza okwenzekayo njengoba ubengakulindele ukuhamba kukaBhodloza ngokushesha kangaka.
UVVO owazakhela udumo esasakaza uhlelo lwasekuseni iKhethelo Lasekhaya kuseyiRadio Zulu, uthe konke kumi ngomumo ngezinhlelo zomcimbi. Wathi kusho lukhulu kuyena ngoba oKhozini yilapho athwasa khona okokuqala. Lo melaphi wendabuko uzozwakala bukhoma ohlelweni lukaNkosinathi Mshengu iLove Zone: Ezingasoze Zabuna, eqhulula ikhethelo lakhe lezingoma.
Uwagaxa nje, usedlale ibhola elikhokhelayo kusuka ngo-1994.
Uwagxekile amazwe abeke iNingizimu Afrika ohlwini lwamazwe angafuneki ngenxa yeCovid-19 wathi lokhu kubuyisela umnotho wezwe emuva, wawacela ukuthi asuse elakuleli kulolo luhlu.
UWait uthe kubalulekile ukuthi uhulumeni abe nohlelo olucacile lokuseka abalimi ikakhulukazi ezindaweni ezihlukunyezwe yisomiso ukuze bakwazi ukuncintisana nozakwabo bakwamanye amazwe nokuthi kube nokudla okwanele ezweni.
UWakhe uveze ukuthi ngelinye ilanga ufuna ukuzibona eseziteshini ezinkulu okukhona kuzo iRadio 2000.
UWalusimbi odlala emuva kwesokunxele badlala naye eqenjini lesizwe lase-Uganda
“UWalusimbi ubengumdlali weChiefs. Wenze izinto ezingafanele. Abadlali benza izinto abazitshela ukuthi zibalungele ngokuphikisana nabantu ababaholelayo. Ukwenza izinto ngendlela eqondile iyona ndlela engakhuliswa ngayo ngoba ngisebenza nabantu, ngidlale nabantu. Kusukela ngisemncane ngifunde izinto ezilungile. Awukwazi ukuvele unqume ukweqa ngoba uzizwa unenhlanhla. Yilokho akwenza.
UWalusimbi ungumdlali weqembu lesizwe lase-Uganda kanti ubiziwe eqenjini njengoba kuzoba nekhefu leFifa. Usedlalele amaqembu afana neSports Club Villa, e-Uganda, neDon Bosco, yaseDR Congo.
UWalusimbi usayiniswe iChiefs emasontweni edlule, imlanda kwiGor Mahia yaseKenya. Usayine inkontileka yeminyaka emithathu neZimpofana.
UWalusimbi useke walithola ijezi kwiZimpofana ngeledlule, ngesikhathi zishaywa iSuperSport United ngo 1-0 emlenzeni wesibili kwiMTN 8. Okugqamile ngoWalusimbi kulo mdlalo ukuthi unesipiliyoni, futhi unamandla akanankinga yokufaka unyawo.
UWalusimbi uzogqoka ijezi unombolo 29. Akwaziwa noma uzodlala yini uma iChiefs isibhekene neSuperSport United emdlalweni womlenze wesibili kowandulela owamanqamu weMTN 8 eFNB Stadium, kusasa ngo-8.15 ebusuku.
UWalus ugcinwe ejele iKgosi Mampuru II Centre ePitoli.
UWalwyn, uqhube wathi kukhona namaloli abanjwa inkunzi ngaphandle kwesikhumulo sezindiza.
UWandile Dlamini (26) obenza unyaka wesithathu kwiPublic Management eDUT, waseMadlanzini, eMpangeni, kuthiwa wagcinwa egibela itekisi esuka eMpangeni elibangise eThekwini, kade evakashele ekhaya ngamaholidi kaJulayi, akaphindanga wabonakala.
UWandile Vilakazi (12) obekubhekwe ukuba ayofunda uGrade 8 nonyaka ushayiswe yimoto maqede yabaleka kade esephelezela umngani wakhe obevakashele ukuzogubha usuku lukaNcibijane nomndeni kamufi.
Uwaphika wonke amacala athweswe wona uMzolo njengoba ethi uZolile wazidubula yena ngesikhathi ezama ukumphuca isibhamu.
Uwaphindile amagama akhe ngesikhathi enengxoxo nesiteshi i-Newzroom Afrika.
U-ward 13 waseNkandla ubuphethwe yi-ANC kanti i-IFP yagcina ngo-2006 ukuwina kule ward efaka izindawo zakoManyane, Mwane, Tulwane nezinye.
U-ward 20 ngaphansi kumasipala waKwaNongoma bese kuphele izinyanga ezine ungenalo ikhansela ngemuva kokuboshwa kobeyikhansela uZamani Sibiya owagwetshwa iminyaka eyisithupha ngokubhadanywa nezinkomo eVolkrust eMpumalanga.
UWard uthe sekulele kubona njengabadllai ukuthi amaphutha angesizini edlule bawalungise.
UWarrant Officer Bhekisigcino Zethembe Khwela (54) obengumphenyi esiteshini saseMariannhill, udutshulwe ngoLwesibili ngabo-19:30 ebusuku ngaphandle komuzi wakhe.
UWarrant Officer Bhekisigcino Zethembe Khwela (54) udutshulwe ngentululwane yezinhlamvu ngaphandle komuzi wakhe KwaNdengezi ngoLwesibili ebusuku.
UWarrant Officer Bhekisigcino Zethembe Khwela (54) unconywe umphathi wakhe ngokuhlela impilo yakhe nathe ifa lakhe bese elabile.
UWarrant Officer Mzimela (38), igama elingatholakalanga, obesebenza ophikweni lweCrime Prevention esiteshini sasePhoenix eThekwini ushonele khona lapho nentombi yakhe eneminyaka engu-25 igama layo ebelingakatholakali izolo.
UWarrant Officer oyedwa noConstable abane baboshwe ngozakwabo ngesikhathi bezama ukudayisela 'abokufika' izimpahla zomkokotelo ezishaqwe eGoli ngoLwesithathu. Abanye ababoshiwe amalungu amabili eTactical Response Team asolwa ngokuluma abanikazi bezitolo indlebe ngokushaqwa kwempahla obekuzokwenziwa ngawo uLwesithathu. Ukuboshwa kwalaba kulandela uphenyo olwenziwe kulandela ukutholakala kwezimpahla zomkokotelo zifihlwe ezimotweni ezingu-46 endaweni yokupaka esebhilidini iLister.
*UWarrant Officer Sicelo  Mthombeni (51), ubhekene necala lokubulala inkosikazi yakhe uNkk Nosipho Mthombeni (50). Isigameko  senzeke eSomhoek eKuvukeni, emzini wabo. Isigameko senzeke ngoJun12. Umsolwa waphoqa izingane ukuba zihlanze igazi . Udaba lusenkantolo.
UWarrant Officer Sizwe Bhengu (45) ongumphathi wabaseshi esiteshini saseMuden ungene ebhokisini labasolwa namaphoyisa amathathu izolo enkantolo yaseGreytown.
UWarrant Officer Thulani Thango (48) manje osesebenza oPhikweni lwezobuNhloli emaphoyiseni usefake amaphepha lapho emangalela uMnyango kaNgqongqoshe, u-Adv Michael Masutha ngokumbophela ubala, okwaholela ekutheni kungcole igama lakhe emphakathini.
UWa Sekake uthe bewuFasimba abahambisani nokuthi kube nenhlolovo kodwa abantu kufanele bavikelwe wuhulumeni emhlabeni wabo.
UWashington Arubi ovimba kuleli benoTalbert Shumba bashiywe ngaphandle kulesi sikwati ngokusho kwale-website.
UWatenga wase-Uganda, uchithe ibhola likaNdumiso Mabena ngomzuzu wesibili ephakathi ebhokisini. Kusukela lapho uvimbe amabhola ephindelela, iRoyal AM ingena nxazonke.
UWatson, obeyisikhulu esiphezulu se-African Global Operations, ebiyaziwa ngeBosasa, udlule emhlabeni ngoMsombuluko ngo-Agasti 26 engozini yemoto ngaphandle kwase-OR Tambo International Airport. UZuma ubezokhalisana nabomndeni wakwaWatson njengoba emchaze “njengeqabane” elisebenze kanzima ukufukula iNingizimu Afrika.
UWatson ubesenqume ukuziphendulela kulezi zinsolo zika-Agrizzi ngaphambi kokuthi adlule emhlabeni. U-Agrizzi watshela ikhomishini ephenya ngokulawaulwa kombuso yidlanzana ukuthi wanikezwa umsebenzi wokuqoqa imali yokugwazela ukuze ezoyinikeza uZuma. U-Agrizzi waveza nokuthi wayephatha isikhwama seLouis Vitton esinemali eningi, ayinikeza owayenguSihlalo webhodi leSouth African Airways uNkk Dudu Myeni.
UWatson udlule emhlabeni engozini echazwe njenge nyantisa igazi eyenzeke eduze kwesikhumulo sezindiza i-OR Tambo International Airport, eGoli, ngoMsombuluko ekuseni.
UWatson udlule emhlabeni ngoMsombuluko wangoSepthemba 26, engozini yemoto ngaphandle kwase-OR Tambo International Airport.
UWatson ufe izolo ekuseni engozini yemoto emgwaqweni obheke ngasesikhumulweni sezindiza i-OR Tambo eGoli
UWatson uke waba sematheni ngenkathi owayeyisikhulu esiphezulu seBosasa uMnuz Angello Agrizzi eveza ukuthi uWatson wayengubhongoza ekutholakaleni kwamathenda abiza izindodla zemali kuHulumeni ngokungemthetho.
UWatson ushona nje kusadingidwa udaba lwakhe lokunikela ngo-R500,000 emkhankasweni kaMnuz Cyril Ramaphosa ngesikhathi efuna ukuba umengameli we-ANC ngo-2017. UWatson nezinye izikhulu eziphezulu kule nkampani basolwa ngokugwazela izikhulu nabaholi abakuhulumeni ukuze bathole amathenda. Owayeyisikhulu sezokukhangisa eBosasa uMnuz Angelo Agrizzi wadalula okushaqisayo ngendlela iBosasa ebigwaza ngayo kuhulumeni.
UwayenguNgqongqoshe wezeMpilo KwaZulu-Natal uDr Sibongiseni Dhlomo wabiza ukuqeqeshwa kwabafundi eCuba njengoshintsho olukhulu oluzothuthukisa abafundi bezempilo eNingizimu Afrika.
UWeber (24) uqede umjaho wakhe ngo-2.06.56. Indondo yegolide ithathwe ngu-Ana Cunha waseBrazil. Lapha kusuke kubhukudwa emanzini avulelekile.
UWeber unethemba lokuthi usazokwazi ukungenela ama-Olympic alandelayo azobanjelwa e-Paris ngo-2024.
UWebsta ungene ngengoma ethi Obaleka ayishaya ngokubambisana noBiggie noFunky Qla.
UWebster,owayeyisishoshovu samalungelo abantu esaziwayo emhlabeni, wabulawa uBarnard ngonyaka ka-1989 ngaphandle komuzi wakhe eTroyevlle eGoli ekade eyohenga nomkakhe. UBarnard wagwetshwa sekudlule iminyaka eyishumi abulala uWebster, ambulala engaphandle nge-parole.
uWedson Nyirenda afake iqembu kwiTop 8.
UWEDSON Nyirenda oqeqesha iBaroka FC kuvela ukuthi akayingeni indaba yokudedela umgadli uTalent Chiwapiwa Isithombe: BACKPAGEPIX
UWELCOME Bhodloza Nzimande, Esther Mahlangu, Sipho Mchunu noJohnny Clegg, kuzothi ngoLwesihlanu bahlonishwe ngeziqu zobudokotela isikhungo semfundo ephezulu, iDurban University of Technology (DUT).
UWelcome Msweli weKhaya Music nomunye wabaculi bakhe uFikile Mlomo bangabanye babalingisi abazobonakala kwifilimu ethi Inxeba Likamama.
UWelcome Simelane usho kanje emuva kokuthi inkantolo yasePinetown ilihoxisile icala lokushaya ebelibekwe uMampintsha. Lezi zithandani zanyakazisa izwe lonke kusabalala i-video lapho uMampintsha eshaya uBabes Wodumo ngempama, ayichaza njengento eyayingathi shu.
UWelcome ubevele eNkantolo yeMantshi yasePalm Ridge, eGoli, lapho isicelo sakhe sebheyili sinqatshiwe.
UWelcome waboshwa amaphoyisa ophiko loKlebe ngenyanga edlule nokwathi evele enkantolo kaMantshi yasePalm Rigde, eGoli wanqatshelwa ibheyili.
UWelcome waboshwa ngemuva kokunyamalala kwemali enguR8 million yamaciko amadala ayithola eMnyangweni wezamaCiko namaSiko kuzwelonke, ngenjongo yokusiza intsha efuna ukuthuthuka emikhakheni ehlukene, neyayizobaholela uma benze lo msebenzi. Le mali, uWelcome, kuvela ukuthi wayeyithatha kancane kancane ku-akhawunti eyayivuliwe.
UWelile Maphanga uthe uma uConnie esayibambe kanje insimbi ishisa kulo mkhakha, "kusho ukuthi unekhono ngempela."
UWelile wabe esenza i-video wakhwela wadilika kuZimdollar.
UWendy Alberts, oyinhloko yeRestaurants Association of SA, uthe sesenyukile isibalo samakhasimende enza lokhu ezweni lonke, futhi ngokujwayelekile kwenziwa abantu abayingxenye yeqembu. Uthe izindawo zokucisha ukoma kanye nezokudla zinalo ilungelo lokufuna idiphozi uma belungisela abantu abaningi.
U-Wendy Dlalisa uthe: "Ubani lo Zinaro esingakaze sizwe ngaye phambilini, nidlala ngathi nina."
UWendy Shangase uthe, “Siyabonga, besihlala sihambela imicimbi yakho kusuka kowawenza eThe Dome. Besikhona eFNB, sizoba khona naseThekwini”.
UWendy Sithole weWorld Gospel Powerhouse ehlela lo mcimbi, uthe sebekulungele ukusingatha umcimbi.
UWendy uthe asatholakala amathikithi ngemali eqala kuR480 kodwa sekusele amancane.
U-Wentzel, uthe uPhiyega waveza ukuthi angabuletha ubufakazi kwikhomishini.
UWerner Taljaard, ogada izilwane eSouth Coast SPCA, uthe wahambisa lezi zilwane kudokotela wezilwane ngenkathi eqeda ukuzikhipha ethoyilethi. UTaljaard uthe wathola isikhalazo komunye wabahlali bakulendawo.
UWerner uhlanganise iminyaka engu-22 ngoMashi kodwa ubungozi bakhe bungenza ibuyekezwa iminyaka yeBest Young Player Award kwazise ubalwa nabagadli abayingozi eGermany.
UWesley Mark wenkampani iMoonyeenn Lee Associates, uthe lo mlingisi uzibulale ngoLwesithathu.
UWesley Neil Julyan (31) watholwa enecala lokubulala umfowabo, abantwana ababili bomfowabo kanye nomkhwe womfowabo.
UWeyers unqobe umjaho wabesifazane webanga lika-400m esigabeni se-T47 ngo-56.05.
UWhite kulindeleke ukuba afakaze ngezinsolo zobugebengu obabenziwa usomabhizinisi waseThekwini uMnuz Thoshan Panday, nokuthi waqala kanjani ukuphenywa yiPwC. UShabalala, ungomunye wabantu abasolwa ngenkohlakalo nokukhwabanisa ecaleni eladuma ngokuthi elama-Amigos.
UWhitfield uthe ziyashaqisa lezi zibalo ngoba kufana nokuthi umthetho awenziwanga ngoba noNgqongqoshe wamaPhoyisa, uMnuz Bheki Cele, wahluleka ukufaka umthethosivivinywa ePhalamende owawuzosiza kulolu daba.
UWilder nokho ubonwa abaningi njengengozi kulo mqhele ngenxa yendlela iqembu lakhe elidlale kahle ngayo ngesizini yalo yokuqala kwiPremier League.
“UWillard Katsande akekho ejele. Ningaphenduli muntu othi udinga usizo. Izigilamkhuba lezo,” kusho uMaphosa.
UWillard Katsande noKhama Billiat banamaphepha abanikeza ubuzwe bakuleli.
UWilliams (29) nguyena ozobe ehola iBafana emidlalweni yayo emibili yokuhlungela iNdebe yoMhlaba ngoLwesihlanu neZimbabwe, eHarare, kanjalo neGhana ngoMsombuluko eGoli.
UWilliams (29) ukhushulelwe esikimini esikhulu seSuperSport ngo-2010 eneminyaka engu-19. Baningi onozinti abanamava abazamile behluleka ukumephuca ijezi eminyakeni edlule okukhona kubona uRowen Fernandez, owayevimbela iBafana Bafana.
UWilliams kulindeleke ukuthi ahole Amatsatsantsa uma esebhekene neTshakhuma Tsha Madzivhandila (TTM) emdlalweni weLast 32 yeNedbank Cup eThohoyandou Stadium, ngoLwesine ngo-5 ntambama.
UWilliams noKeet yibo abebeshintshana ngejezi kwi-2019 Africa Cup of Nations e-Egypt ngo-2019.
UWilliams, obanga ukuqala umdlalo weLibya noDaren Keet, ukhombisa ukunengeka njalo uma kukhulunywa ngomdlalo ayevimbe kuwona iBafana inenebulwa yiBrazil kowobungani eGoli ngo-2014.
UWilliams ubekhuluma nabeSuperSport ngemuva kokuwashiswa ijezi yiCape Town City ngo 2-0 kwiNedbank Cup Last 32. Amatsatsantsa agilwe yiyona iCity idla isicoco seMTN 8 kowamanqamu kule sizini kanti bese kungokwesine bedlala kule sizini ekhala ngaphansi.
UWilliams ukholwa wukuthi nakuba ukulimala kukaKhune kunika abanye onozinti ithuba lokuzibonakalisa kodwa inkulu ingcindezi. “Kuhlale kunzima. Uyabona nakwiChiefs abantu badonsa kanzima. Eminyakeni engu-10 uKhune ubekade egila izimanga eqenjini lakhe nakwelesizwe. Uyabona ukuthi akulula ukuvala indawo yakhe. Unamava. Akulula kwabanye onozinti abazothatha indawo yakhe ngoba kuhlala kunezinkulumo zokuthi uKhune akekho, bazokwazi yini ukuvala isikhala sakhe. Lona wumdlalo okufanele ngikhombise izinga lami noma kudlala uDarren kufanele azibonakalise ngoba uma sihlulwa bazobheka onozinti kodwa uma * -Itu ekhona abamgxeki unozinti. Izinto zihamba kanjalo. Kodwa ngiyazethemba ukuthi ngingayibamba ishisa.
UWilliams ukusho lokhu ngoLwesithathu. Leli qembu likaStuart Baxter lizithola libhekene nenkinga yokunqoba kumnyama kubomvu komakhelwane iNamibia nayo eyiqale ngebatha i-Afcon.
“UWilliams unenkontileka yeminyaka emihlanu ezihlanganise neqembu iSuperSport. Ngaphezu kwalokho, ungukaputeni ngakho-ke ngingasho ngithi akadayisi. Usazohlala lapha kwiSuperSport kuze kube yileyo nkathi,” kusho uSibiya.
“UWilliams ungumholi othenjiwe ngisho eqenjini alidlalelayo kwiDStv Premiership. Ngiyayithanda indlela enza ngayo futhi ngiyamethemba ngalo msebenzi. Sekuzoba uyena ukaputeni wethu, asizwe uTau.
UWilliams uphinde wakhombisa ukuthi kungani efakwe kuleli qembu njengomunye wabadlali abaneminyaka engaphezu kuka-23, ngenkathi ebamba ishodi likaHayashi ngomzuzu ka-32, waphinde wachitha ebeliyingozi eliqhamuke kuMiyoshi.
UWilliams uqopha lo mlando nje, kusaphele amasonto ambalwa umgadli weSuperSport, uBradley Grobler, ephule irekhodi leqembu lamagoli angu-57 elabekwa ngumufi u-Abram Raselemane.
UWilliams usahlalelwe wumsebenzi wokugeza igama lakhe kubalandeli baseMzansi abahlala bemkhumbuza umdlalo avuzisa kuwona amagoli ayisihlanu, iBafana ihlulwa yiBrazil ngo 5-0 ngo-2014. UBaxter umvikele uWilliams, wathi kufanele kugxilwe kokuhle akwenzayo angalokhu ekhunjuzwa ngomdlalo ashaya kuwona into ephansi.
UWilliams useqenjini leBafana Bafana elizobhekana neLibya ngoMashi 24 eTunisia emdlalweni omqoka wokuhlungela i-Africa Cup of Nations (Afcon) ezoba ngoJuni e-Egypt.
UWilliams usevele ushilo ukuthi ufuna ukuzobanga ijezi noKeet ngoba ukholwa wukuthi kukhona angakwenzela iqembu lesizwe. Izinkinga zeBafana ezintini ziqale ngemuva kokulimala kuka-Itumeleng Khune weChiefs.
UWilliams usewine imikomelo ehlukene neSuperSport. Ngaphezu kwalokho, uhlabane ngomkomelo kanozinti ovelele iPremiership Goalkeeper of The Season amahlandla amabili kulandelana. Ugoduke nalo mkomelo ngesizini ka-2018/2019 nango-2019/2020. UWilliams useyazitamuzela ijezi kwiBafana.
UWilliams uthe bayakuthokozela ukuthi ngeke balinde isikhathi esiningi ngaphambi kokuthi babuyele enkundleni yize noma bezolandelisa ngomdlalo onzima.
UWilliams uthe lolu hlelo olumenyezelwe umengameli Cyril Ramaphosa ngoLwesithathu luzolekelela nasembhidlangweni wokwehlisa izigameko zokubulawa nokudlwengulwa kwabantu besifazane kuleli.
UWilliams uveze ukuthi unompempe wamesabisa ungakaqali umdlalo.
UWilliams uvumile ukuthi bazigwaze ngowabo ngokushaya udaka kulo mdlalo kodwa bazimisele ukuthi bawalungise amaphutha.