input
stringlengths
1
130k
Uthe okwamanje akazi ukuthi laba onesi bangamalungu eDenosa noma cha kodwa inyunyana imele abasebenzi emsebenzini, hhayi ecaleni lobugebengu.
Uthe okwamanje akazi ukuthi umbiko ogcwele mayelana nesigameko bazowuthola nini ngoba umthetho uthi uma kunesigameko esenzeke ngaphandle kwezwe, wumnyango obhekelele ezangaphandle okumele uphenye bese udlulisela umbiko emnyangweni othintekayo.
Uthe okwamanje akekho oboshiwe kodwa amaphoyisa ayaqhubeka nophenyo.
Uthe okwamanje akukaboshwa muntu, amaphoyisa asaphenya.
Uthe okwamanje akukaziwa ukuthi wubani obulale uGoqo kodwa bayafisa ukuthi abenze lokho bangatholakala baboshwe.
Uthe okwamanje akukho abakusolayo kodwa bazoyekela amaphoyisa ukuba enze umsebenzi wawo.
Uthe okwamanje akukho okusavelile amaphoyisa anakho okungaqinisekisa ukuthi isidumbu esitholakele sixhumene nezinye ezitholwe phambilini noma ngesinye isenzo sobugebengu.
Uthe okwamanje akuphazamisekile ukusebenza kwale nyuvesi ngoba izinto eziningi zenziwa online yize izitshudeni zike zazama ukuvala inyuvesi.
Uthe okwamanje amajaji asazoqhubeka nokuba mathathu ngemuva kokushiya kukaGareth Cliff ngo-2016.
Uthe okwamanje asathengwa kuye kodwa ulwela ukuthi aqale angene ezitolo.
Uthe okwamanje ayikaziwa imbangela yokudutshulwa kwale ndoda futhi akekho oboshiwe.
Uthe okwamanje ayikho ingoma abayiphushayo ekwi-albhamu yabo yokuqala iGqom is the Future kunalokho baphusha ekaDladla Mshunqisi ethi Pakisha abayenze naye.
Uthe okwamanje bangu-2.635 million abantu abangasebenzi eKZN uma kuqhathaniswa nabangu-2.536, abebengasebenzi ngesikhathi esifanayo ngonyaka odlule.
Uthe okwamanje bazojuba ongoti abazophenya ukuze kucace ukuthi zibulawe yini.
Uthe okwamanje bebengakafiki kwangqingetshe, wengeza ngokuthi kodwa manje sebeya kuya kusona leso sigaba.
Uthe okwamanje bebengakakhokhelwa abasebenzi ngenxa yokuthi i-uif isaqinisekisa yonke imininingwane. Uveze ukuthi kwizicelo eziwu-14 484 abazitholile, eziwu-4 540 aziphumelelanga ngenxa yokuthi kunemininingwane abangakwazi ukuyiqinisekisa.
Uthe okwamanje i-albhamu yakhe isatholakala ezinkundleni ezidayisa umculo nge-internet kodwa ngokuhamba kwesikhathi izotholakala nasezitolo zomculo.
Uthe okwamanje i-ANC izokhulunyelwa nguMnuz Dakota Legoete oyilungu lesigungu esiphezulu.
Uthe okwamanje imbangela yalokhu kudubula ibingakaziwa kodwa bakholwa ukuthi ingxabano eholele kulesi sehlakalo.
Uthe okwamanje imininingwane yalo mgomo iveza ukuthi awubagulisi kakhulu abantu uma bewusebenzile, kuyenzeka bagule nje okungatheni okufana nokukhathala, ubuhlungu lapho bejove khona, ubuhlungu bekhanda nokucanuzela kwenhliziyo.
Uthe okwamanje incwadi yakhe itholakala kuye kodwa usaxoxa nezitolo ukuze zimdayisele yona. IThe Real Price of a Degree ibiza uR250.
Uthe okwamanje ingane igcinwe esibhedlela, osonhlalakahle kulindeleke ukuthi balandele udaba lwayo ngoba ngempelasonto bebengekho emsebenzini.
Uthe okwamanje into engasiza ukuthi abantu bagome ngobuningi ngoba ukuthi abantu badedelwe balithole leli gciwane ukuze imizimba yabo izenzele ngokwayo amasosha okulwa nalo, yinto engathatha isikhathi eside futhi eyingozi ngoba uma kugula abantu abaningi ngesikhathi esisodwa kuzoshoda izibhedlela.
Uthe okwamanje iSauced EKasi ithengwa kakhulu abanezindawo zokudla emalokishini.
Uthe okwamanje izifundazwe ezihamba phambili ngabantu abaningi abahaqwa yileli gciwane iWestern Cape neKwaZulu-Natal.
Uthe okwamanje izinto basazenzela ngoba abanayo inkampani abangaphansi kwayo wathi bafuna ukuthi baqale bahlangane kahle bebodwa ngaphambi kokuthi babe nomphathi ozobatshela ukuthi mabenzeni.
Uthe okwamanje izitimela zaseThekwini zisebenzisa umzila owodwa okuwuMlaza noMashu.
Uthe okwamanje kulo mcimbi usafuna kunandise abaculi bakamaskandi kuphela kodwa uma kukhona ezinye izinqumo abazithathayo, bayoziveza esithangamini sesibili esizoba ngoJanuwari.
Uthe okwamanje kunengoma azoyidedela ngaphambi kwe-albhamu ethi Sekawinile nalapho epike khona uTira.
Uthe okwamanje kunzima ukusho ukuthi ukuvalwa kukagwayi kuzosuswa nini.
Uthe okwamanje kusayisiphakamiso ukuthi kwehliswe lokhu kuqhelelana, wathi asikho isinqumo esisathathiwe.
Uthe okwamanje kusenenkulumompikiswano mayelana nokuthi kumele ikhushulwe ibe yimalini. Kunabathi mayibe wuR585 kanti abanye bathi kungakuhle ibe wuR1 200 okuyimali yokuphila.
Uthe okwamanje kusenziwa uphenyo kodwa akukaboshwa muntu.
Uthe okwamanje kuvele izinto eziningi okubonakala ukuthi yizo eziholele ekutheni iPrasa ibe kulesi simo ekuso.
Uthe okwamanje labo ababhekene namacala obugebengu sebekhishiwe ohlwini.
Uthe okwamanje lo mgomo ungagcinwa izinyanga ezingu-24 uma ubekwe endaweni enokubanda okungu-minus 25 degrees kuya ku-15 degrees.
Uthe okwamanje ngeke aqinisekise ukuthi ngubani umsolwa kulesi sehlakalo.
Uthe okwamanje ngeke awadalule amagama abaculi asebaqashile ngoba kusasele ukuthi basayine izinkontileka zokuqashwa kwabo ngaphambi kokuba abaveze.
Uthe okwamanje ngeke bawaqinisekise amaciko azobe enandisa kodwa kuzobe kuboshelwe izingqungqulu.
Uthe okwamanje ngeke baze bakuqinisekise ukuthi ngubani umsolwa kuleli cala.
Uthe okwamanje ngeke bazi ukuthi abasolwa bebezophanga yini njengoba kungathathwanga lutho. Ukhale ngobugebengu obudlangile endaweni njengoba kudutshulwe omunye wesilisa naye ongenelwe endlini, kwangathathwa lutho. Uveze nokuthi zikhona nezinye izigameko zobugebengu nokubulawa kwabantu endaweni eseduze nemijondolo, ebizwa ngokuthi yikwaJoe.
Uthe okwamanje ngesikhathi ingakaqali ikhomishini, bafuna ukuthi kufakwe amakhamera kuzona zonke izikhungo zemfundo ephakeme.
Uthe okwamanje olayini balawulwa abasebenzi be-UIF kodwa ngokuzayo bazoqasha abazolawula olayini, ePinetown okungesinye sezikhungo ezigcwala kakhulu kuzoqashwa abantu abathathu abazobhekela ulayini.
Uthe okwamanje sikhona isakhiwo esibambile lapho abafundi bamabanga phansi befunda khona, okuyibona abafakwa esakhiweni esisha. Kulindeleke ukuthi ukwakhiwa kwesikole kuphothulwe eminyakeni emibili ezayo.
Uthe okwamanje sisodwa isigameko esimkhathazile, yilesi esenzeke eCape Town lapho kudutshulwe izingane ezimbili; eneminyaka emine neneminyaka eyisithupha nowesifazane omdala.
Uthe okwamanje uhulumeni akanazo izinhlelo zokunxephezela imboni. Lezi zinguquko zakamuva zibonakala ziyivuna imboni njengoba phambilini uhulumeni kade ethe amatekisi kumele alayishe * -60%, wabagibeli.
Uthe okwamanje umatasa ngokuhlomisa ngolwazi abafundi baseCarltonville High eGoli ngezifundo zokulingisa.
Uthe okwamanje umatasa njengoba kuzoba khona uhambo kule nyanga oluya eMozambique, ngomkhumbi ozosukela eThekwini.
Uthe okwamanje umfundi ususwa kulesi sikole ayiswe kwesinye uma kukhona akwenzile.
Uthe okwamanje umndeni uphezu kwamalungiselelo ezinhlelo zomngcwabo.
Uthe okwamanje usafisa kugxilwe emsebenzini wakhe, kuhlonishwe impilo yakhe yangasese.
Uthe okwamanje usalinde izinduna zakhe zimbikele ukuthi eyakwabani inkomo ebiyebiwe ngoba ibisayobhekwa kuzobonwa nesikhumba sayo.
Uthe okwamanje usaqopha ngaphansi kwenkampani kayise iRobbie Malinga Entertainment eyenganyelwe nguSipho Dube owayeyimenenja kaRobbie.
Uthe okwamanje usefuna ukulungiselela iminyaka ezayo ukuze kuthi uma edlula emhlabeni ashiya igama lakhe laziwa ngezinto eziningi.
Uthe okwamanje usizo lwamaphasela okudla belusaqhamuka ezinhlanganweni ezizimele, hhayi kumasipala. Ngokwakhe, izinhlangano ezizimele zisebenza ngendlela ehlukile kunekamasipla ngoba usizo ziluhambisa ebantwini ezijwayele ukusebenzisana nabo, nezibajwayele kuphela.
Uthe okwamanje utshelwe ukuthi abalinde ukuhlolwa kwesidumbu ngudokotela ukuze kube nesiqiniseko sokuthi yinhliziyo ngempela yini ekhishwe ngaphakathi kule mbobo evulekile.
Uthe okwamanje uyedwa umuntu abezwe kuthiwa uphethwe yi-coronavirus eBeijing kodwa abambonanga ngoba usheshe wathathwa.
Uthe okwamanje uZanothando noNdoni bazoqopha izingoma ezintsha zabo ngaphansi kwalesi sitebele bese umsebenzi uyaqhubeka wokuthi bazihambise kubantu.
Uthe okwamanje yonke into izokwenziwa kahle lucelwe uNyazilwezulu ukuthi luzehlele esihlalweni kodwa uma luba nenkani kuzoqiniswa isandla ngokuthi umthetho uthathe indawo.
Uthe okwamenza wagcina esephumela obala ngalesi sehlakalo yingesikhathi esejoyina enye inhlangano.
Uthe okwamenza washeshe wafuna ukufunda ngomsakazo esesikoleni yingoba wayenothando olukhulu lwezinhlelo zezindaba.
Uthe okwamenza wayohlola wukuthi wezwa engasakwazi ukunambitha noma yini ayeyidla wayengayizwa ukuthi inambitheka kanjani, wayengasakwazi nokuphefumula kahle futhi kubuhlungu umzimba.
Uthe okwamenza wazinikela ophuzweni oludakayo yingcindezi ayeyifakelwa ngabazalwane ngokudivosa kwakhe.
Uthe okwamgqugquzela ukuthi avuke azithathe ngabantu abamqeqesha, oMnuz Leornard Coetzee obhekele ukusebenza kwezitolo zakwaJohn Dory’s noMnuz Morne Brown onezitolo eziningi zakwaSpur eNingizimu Afrika.
Uthe: “Okwami kuhlukile ngoba ngawina umncintiswano. Abanye bathumela ama-demo kanti abanye bahlala endaweni yokwamukela izivakashi babange isicefe baze benikwe ithuba. Elami lithi, yenza okumele ukwenze. Ungangilaleli mina bese uzama ukuba yimi.”
Uthe okwamphatha kabi kakhulu ngalokhu ukuthi uZuma wayazi ngendlela uMuthambi ayemphatha ngayo kodwa ekenzanga lutho.
Uthe okwamphatha kabi kakhulu ngalokhu ukuthi uZuma wayazi ngendlela uMuthambi ayemphatha ngayo kodwa wangamthathela izinyathelo.
Uthe okwamsiza wukuthi wayesebenza kusukela ngo-9 ekuseni kuya ku-5 ntambama engumqondisi wezihlelo ezehlukene zezinkampani ezizimele.
Uthe okwamumangaza ukuthi uyicula ngesiXhosa esiqinile abanye abangezwa nokuthi uthini.
Uthe okwamyekisa lezi zifundo engaqedile, wukuthi abazali babona sengathi uchitha isikhathi futhi umosha imali. Bamtshela ukuthi akashiye phansi ayofuna umsebenzi wobunjiniyela.
Uthe okwandisa amathuba okutheleleka ukuthi abathenga ngokungemthetho baphula nemigomo yokuqhelelana. Ukuvalwa kokudayiswa kukagwayi kususe umsindo ngesikhathi izinkampani zawo ezinkulu zisabisa ngokubopha uhulumeni. I-British American Tobacco ibuye yasihoxisa lesi sinqumo yathi izosebenza nohulumeni ukubheka izindlela zokunqanda igciwane, yaphakamisa nokuthi ugwayi udayiswe ezitolo ezisemthethweni.
Uthe okwaziwayo ngegciwane eselizishintshile elitholakala e-India wukuthi lisabalala ngokushesha okungalinganiselwa ku-60% ekubeni elase-UK lisabalala ngo-40%.
Uthe okwegazi ebeliphansi, bekushaqisa kakhulu ngoba bekungathi bekuhlatshwa inkomo ebizabalaza ingafuni ukufa.
Uthe okwenza abesifazane bathande lezi zinwele ukuthi kulula ukuzifaka futhi zihlala isikhathi eside.
Uthe okwenza agxile kakhulu kwabakhubazekile wukuthi kwesinye isikhathi yibona ababona inhliziyo yakhe ebakhathelela kakhulu.
Uthe okwenza amadoda acabange ukuthi ayasatshwa yingoba akekho oseke waba yivulandlela. Abanye abantu besifazane bavumelene noRami kodwa amanye amadoda athi kuyihlazo akushoyo futhi ukhuluma ngamayengandoda hhayi abantu besifazane abajwayelekile.
Uthe okwenza asho kanje wukuthi kwamanye amacala isigilamkhuba sijatshuliswa wukunakwa nokuba sematheni.
Uthe okwenza bangalali ekhaya, kunabantu abazulazula ebusuku bejikeleza umuzi wakubo.
Uthe okwenza basebenzise amakhandlela kule ndawo, wukuthi ugesi abanawo.
Uthe okwenza basole lilungu lomndeni, ukuthi belinokungaboni ngaso linye nomfowabo ngesikhathi entshontshelwa izinkomo zakhe ezingu-25, kwathi ezimbili zatholwa sezidayisiwe, esigamekweni umndeni osole lona leli lungu, emva kokuthi ababedayiselwe bebalula ukuthi badayiselwe yilona.
Uthe okwenza bethuke kakhulu wukuthi akazi indodakazi yakhe ilimele kangakanani.
Uthe okwenza i-ANC ibe nomona yizincomo ezitholwe wuButhelezi kubantu, abebencoma indlela asingathe ngayo izindaba zasendlunkulu kusukela kubuza iSilo uGoodwill Zwelithini kaBhekuzulu, kube yingesikhathi kuguqa INdlovukazi Shiyiwe Mantfombi Dlamini Zulu nokuqokwa kweSilo uMisuzulu kaZwelithini.
Uthe okwenza isimo sibe sibi ukuthi uMengameli Cyril Ramaphosa, uCele noMkhuzi wamaPhoyisa, uGeneral Khehla Sitole, bavuma ukuthi lesi simo asamukelekile futhi kumele sixazululwe ngokushesha,” kusho uGroenewald.
Uthe okwenza izwi lakhe lizwakale njengelowesifazane ukuthi vele uhlala ebhalela abesifazane izingoma.
Uthe okwenza kubambezeleke yiyo imigomo yegciwane leCovid-19 ngoba imingcele yamazwe okubalwa neNingizimu Afrika, kwadingeka ukuba ivalwe ukuze kunqandwe ukubhebhetheka kweCorona.
Uthe okwenza kube nzima ukuthi iningi labadlali ngisho nethimba labaqeqeshi beRadom eteketiswa ngeZieloni, kabasazi isiNgisi. Naleyo ngcosana esaziyo kayizihluphi ngaso, kodwa izikhulumela isi-Polish.
Uthe okwenza kubuye kuqubuke umlilo kuphinde kulahlwe izinto ezinjengamalahle, okwenza kuphazamiseke izinhlelo zezakhamizi, osomabhizini nezingane zesikole zingabe zisakwazi ukuya esikoleni ngenxa yokuvimbanisa kwentuthu.
Uthe okwenze abantu abaningi bangayivoteli le nhlangano yizimpi zangaphakathi kule nhlangano nokungaphathwa kahle komasipala abalawulwa yiyo.
Uthe okwenze abhale le ncwadi ukuthi namanje kusekhona abantu abanolwazi olungaqondile ngobungoma. Uveze nokuthi ngisho ohlelweni lwakhe uthanda ukufundisa kakhulu intsha ngamasiko ngoba baningi abasenkingeni ngenxa yokuphambanisa amasiko.
Uthe okwenze asivale isiteshi aphinde asivule kabusha njengoba sekuyiSiyaviva TV1, kungenxa yokuthi kukhona abangena kuso ngokungemthetho (hack) bafaka iziqephu zocansi kusona. Uveze ukuthi kunabantu abamdlela umona ngempumelelo yakhe ngoba kuningi akwazi ukukwenza ngaphandle kokulekelelwa ngabantu.
Uthe okwenze athathe iminyaka emingaka yingenxa yokuthi uhlale ematasatasa.
Uthe okwenze babiza umhlangano izolo ukukhathalela ukuhanjiswa kwezidingo kubantu. “Uma amaqembu aphikisayo engazimisele ngalo mhlangano kulungile siyawuguqisa,” kusho uNkk Peer.
Uthe okwenze bangasheshi ukusenza, wukuthi uKhuzani wakhala ngokungabi nayo imali yokuthi kuqhutshekwe nomsebenzi kodwa efuna kusheshiswe sikhishwe.
Uthe okwenzeka emantombazaneni, kungaphezulu kokwenza uma esebhemile.
Uthe okwenzeka eWorkshop wukuthi umkhandlu ufike unike abantu izindawo zokubeka amatafula okudayisa, iningi labo okuyizakhamuzi, ubahlinzeke nangamaphemithi.
Uthe okwenzeka ngesikhathi bekhokhela abantu iCovid-19TERS kubafundise isifundo sokuthi bahlolisise ngaphambi kokukhipha imali.
Uthe okwenzeka wukuthi kwaba khona ukushayisana kokuxhumana emazingeni aphansi emaphoyiseni.
Uthe okwenzekayo kumfikisela ngezinyembezi futhi sekumqhathe nabazali kwamdalela ukhwantalala ngoba akasathembekile emndenini futhi uhlezi ecabanga ngale nto ngaso sonke isikhathi.
Uthe okwenzekile kubashaqile nesimo asisihle emphakathini ngoba abazi ukuthi ubani owenze lesi sigameko.
Uthe okwenzekile kumphazamisile yena nabanye abazukulu bakhe ahlala nabo nezingane zabo ezifunda isikole ezisencane kakhulu.